Ayanda Msweli Foundation | R34 Launch
16:45
14 сағат бұрын
N3 Van Reenen Pass Accident
3:02
14 күн бұрын
N3 Van Reenen Pass Accident
2:45
14 күн бұрын
Iconsi Ligcwalisa Ibhakede
3:57
2 ай бұрын
Question 1
4:50
2 ай бұрын
TrafficLanguage
5:53
2 ай бұрын
Iconsi Ligcwalisa Ibhakede
3:17
2 ай бұрын
Mandeni Mass Funeral
4:58
3 ай бұрын
N2 Mandeni Accident | Mass Funeral
14:00
TrafficLanguage
15:40
3 ай бұрын
Пікірлер
@phumilemntungwa8375
@phumilemntungwa8375 3 минут бұрын
Ngaba nenkinga ethi ayifane nekasisi,kimi ke kwakuthiwa amawele kodwa udokotela wokugcina was Roma wathi akuyona ingane lenenye kodwa I Placenta inkulu kunengane futhi isendaweni e wrong okusho ukuthi I scan nodokotela ebengimhamba ubebona oku wrong ngabelethiswa ke umzanyana (Placenta) wawuvimbile uphuma kuqala kunengane (okuyonto engavumelekile ) ongangokuba babethi yona iwu 4kg ingane izoba u 2.8kg okwenza ngabeletha nangomthungo lowakdala ongasenziwa.
@NomfundoManqele
@NomfundoManqele 13 минут бұрын
Ekhaya emsamo kuyokhulunywa nabantu abadala kushiswe impepho kubikwe lomhlola.
@gladysmkhize4085
@gladysmkhize4085 31 минут бұрын
Thank you to the community
@gladysmkhize4085
@gladysmkhize4085 31 минут бұрын
Umkhulu may his soul rest in peace 🙏
@gladysmkhize4085
@gladysmkhize4085 36 минут бұрын
Umkhulu wawusukela umgulukudu
@gladysmkhize4085
@gladysmkhize4085 45 минут бұрын
This child is a blessing
@NelisiweMkhumane
@NelisiweMkhumane 50 минут бұрын
UZuma yin oseceleni bakwethu😅
@bayezangwane1824
@bayezangwane1824 51 минут бұрын
CAMERAS should be installed eLabour Ward,So if there z something fishy,we can ask for a footage
@simphiwezwane35
@simphiwezwane35 Сағат бұрын
Baba Msweli lezigameko ziyanda ezibhedlela kanti aziwukhululi umphefumulo womzali nomndeni Mwamba nentukuthelo esizweni sonkana nokwesaba kwabalandelayo. Sicela wena ngoba udumile usenzele petition ezosayinwa ama South Africans ukugunyaza oyobeletha kuthi abenomuntu ozomgada ngesikhathi ebelethiswa abeseduze nethimba lodokotela kuze kuba iyahlanzwa ingane yemukeliswa kunina abeseduze agade ukulahleka kwengane esandleni soDokotela abakhohlakele abadayisa ngezingane kuzigilamkhuba @ayandaMsweli
@octaviaolpa219
@octaviaolpa219 Сағат бұрын
😭😭😭Nkulunkulu ukhona nsuku zonke
@khumbukhumbu5226
@khumbukhumbu5226 2 сағат бұрын
Hay khona! Thorough investigations must be done to this hospital. Mama qina bakith ngomntwana wakho.😢
@ElizabethMakhaye
@ElizabethMakhaye 2 сағат бұрын
Sicela contact number yakho Bab'u Msweli
@Seluelonat
@Seluelonat 2 сағат бұрын
Lo dr owathi ishonile uyena owayithatha ingane kuyacaca
@PreciousBabongile
@PreciousBabongile 2 сағат бұрын
Akabuzwe kahle u dokotela uyalazi iqiniso lengane ukuth iphi
@SibahleKhumalo-t4o
@SibahleKhumalo-t4o 2 сағат бұрын
These doctors mara😢 they killed this baby😢
@notyetuhuru
@notyetuhuru 2 сағат бұрын
Dr. Dlamini planned this crime. This is beyond shocking.
@MthimkhuluD
@MthimkhuluD 2 сағат бұрын
What if the doctors made a mistake about there being two babies ?
@Nosipho-n2x
@Nosipho-n2x 2 сағат бұрын
Hau ngabe kwakumamlambo wani loyo oyinyoka 🥺
@ThembaKhumalo-k6r
@ThembaKhumalo-k6r 2 сағат бұрын
Mhhh bangaki omama abangazi ukuthi bebekhulelwe amawele bafihla odokotela 😢
@nokwazimasoka3840
@nokwazimasoka3840 2 сағат бұрын
Nkulunkulu kahlulwa lutho akhukho okufihlakele kuye.
@mbusojiyane696
@mbusojiyane696 2 сағат бұрын
Ngicabanga ukuthi khona iphutja elenzeka ngesikhathi kuhlinzwa maybe balimaza ungane ngephutha sebesaba lokho buye babe amahlathi ohela nabo labo doctor
@NokuthulaYamkelwa
@NokuthulaYamkelwa 2 сағат бұрын
😢😢am so touched
@NokuthulaYamkelwa
@NokuthulaYamkelwa 2 сағат бұрын
Oh what a testimony,may God bless u
@nothisilechonco7360
@nothisilechonco7360 2 сағат бұрын
Lodokotela akakhiphe ingane …jooh yaze yangdina lendaba 😡
@sihleshelembe200
@sihleshelembe200 2 сағат бұрын
Ave bevikelana laba mxm
@Ronaldo1777messi10
@Ronaldo1777messi10 3 сағат бұрын
Ubefuna ukuthwala ngalengane, umthakathi omkhulu, akaboshwe lomthakathi. Lengane yavikelwa u Nkulunkulu nje.
@Ronaldo1777messi10
@Ronaldo1777messi10 3 сағат бұрын
Thank you baba u Msweli for giving us all episodes of this story 🙏 ❤ 💕 💜
@sizwelungani8057
@sizwelungani8057 3 сағат бұрын
Kulukhuni endabeni yase Sbhedlela mina ngiyambonga uShembe babuya bephelele bowu four
@AndisaNdlazi
@AndisaNdlazi 3 сағат бұрын
Ngeke udokotela uyayaz ingane nalabo nurse ababekhona coz phela udokotela akabi yedwa uban nabo o nurse abamsizayo myb babona le eyayincane kakhulu ukuth izoba nkinga myb ishone bengasayfezanga ifiso zabo bathatha le eyayzoshaya skali eskhulu coz how come kuvele lencane kakhulu lekwiyona enkulu ingaveli bath ayikh kanjn ngempel u cc akabuyele esbhedlela kubizwe nalaba abemubelethisa aiy ngeke phela singaphela phela ilezithwalo
@Ntombi-j1o
@Ntombi-j1o 3 сағат бұрын
Waze wayilula indaba umama weee
@mbusojiyane696
@mbusojiyane696 2 сағат бұрын
Thenga i data wena
@NomusaMpili-t9k
@NomusaMpili-t9k 3 сағат бұрын
Uhlakaniphile baba NAMI ngibona iphutha ephephenni labhalekaka nephutha
@DispatchTDC
@DispatchTDC 3 сағат бұрын
Awu mkhaya
@nkosinathinene651
@nkosinathinene651 3 сағат бұрын
Baba Msweli
@AmosvusiMakhohliso-hi4qw
@AmosvusiMakhohliso-hi4qw 3 сағат бұрын
Weeeeee 😢😢😢😢 jerova angikaze ngyazwa into enje babazani
@Ntombifuthi-li9vh
@Ntombifuthi-li9vh 3 сағат бұрын
Yzi sengifisa ukwazi kthi uphi ubaba walezingane inesphetho esihle lendaba inkosi ikubusise baba. Nongalo
@nontobekohappiness439
@nontobekohappiness439 3 сағат бұрын
Akutholakale inyanga ezocacisa ngaloludaba yini le eyayisinda emathangeni ...
@SbusisoSibiya-p2y
@SbusisoSibiya-p2y 3 сағат бұрын
Baba uMsweli ngicabanga ukuthi lapho nikhona nisendaweni ewrong kwakumele babheke lapho eplazini lomlungu nokulapho abulawa khona wagqitswa kwakumele baye nezinja zamaphoyisa kodwa lena idinga umkhuleko Yebo ngisamncane kwelikamoya kodwa into ithi akasaphili and into eyayihleliwe lena ezothathwa ekhaya Kanti bayombulala yonke into baba uMsweli iyazisho nje umngani uyalwazi udaba ngibonge ithuba 🙏
@NomusaMpili-t9k
@NomusaMpili-t9k 3 сағат бұрын
My child you are great there are people who do their work very well you remind me the social worker from w and sanitation in Durban keep it up my child the crown is yours
@AndiswaSogiba
@AndiswaSogiba 3 сағат бұрын
Bayibile klk babambe leya yokuqala yoba ubhubhile bayaxoka bayithengisa
@nomancube602
@nomancube602 4 сағат бұрын
Yah kunzima kodwa ke love the power of social media bazavelw bonke labo dokotela abangalungile lezenzo zabo
@NjosingiphileLuvuno
@NjosingiphileLuvuno 4 сағат бұрын
Doctor Dlamini akabuyise ingane
@Ntombifuthi-li9vh
@Ntombifuthi-li9vh 4 сағат бұрын
Syacel babamseli kthi nisazise isphetho saloludaba cz luyasithint kakhul ezinhlizweni syakwethem a nethimba lkho👏👏👏
@nomaguguzwide6032
@nomaguguzwide6032 4 сағат бұрын
Fetal Distress
@HalalisaniMashimane
@HalalisaniMashimane 4 сағат бұрын
Hlala kubona baba umsweli izinga lokutshontshwa kwezingane kuyothwalwa ngazo seliphezulu kakhulu odokotela mabechaze kuthi yashonaphi ingane okunywe icu idinga cctv nala kuhlala khona abantwana
@SbusisoSibiya-p2y
@SbusisoSibiya-p2y 4 сағат бұрын
Kmele bashise impepho bacele kumkhulu ukuthi ingane bayayicela babonge ukubakhulisela bacela ukuthi aveze ulibofuzo lengane angazi noma lokuphawula noma into isengiyiphawulile ngabe eyezwakala noma bahambe newele leli elinye kube yilo abazobona ngayo ukuzwana kwezinkaba nomfowabo ngoba inkaba kamama wengane iyaxhuma neyengane ingakho uma kubuya Imiphumela engakholwa ngoba ivele ingane eyakhe umama mhlampe lokhu kuyosiza kakhulu ngibonge baba ngiyethemba lokhu kuyosiza nje ngabantu abangamazulu
@AyandaMiya-s3f
@AyandaMiya-s3f 4 сағат бұрын
qondisa babu msweli impela ema phoyiseni
@SbusisoSibiya-p2y
@SbusisoSibiya-p2y 4 сағат бұрын
Sibonge baba Msweli inkosi ikubusise baba eyi baba ngithi angiphawule kulena yokwenziwa kolibo fuzo baba ngicanga ukuthi nje ngabantu abangamazulu kunento umnde kumele ubike emsamu ukuthi bayokwenzani lapho abaya khona okunye umkhulu wayesejabule ukuthi unengane manje inkinga isisekutheni lapha kulokhu kwesilungu kuzofihleka ngoba umkhulu useyidlozi kuyo lengane ingakho kungaveli ukuthi eyalapha kwaMajola ngicabanga ukuthi uma kungakhona umuntu ohlobene nomkhulu kumele kubikwe kumkhulu ukuthi bazocela ingane
@MsawakheNgcobo-lm7mc
@MsawakheNgcobo-lm7mc 4 сағат бұрын
Yaz uma kungathiwa ufonele lezicefe zaka Kwenzakalani bekuzoshuba kodwa naye uMsweli ngyamethemba labodokotela kusamele bechaze kabanzi 🤞🤞🤞
@beebee2409
@beebee2409 4 сағат бұрын
Incubator mama
@lindanisyethemba9873
@lindanisyethemba9873 5 сағат бұрын
Onjabulo yakho baba😩😩😩