Ukuhlambulula isthunywa
6:21
Жыл бұрын
Ukuhlambulula isthunywa
1:16
Жыл бұрын
sichaza AMAPHUPHO ukuphupha Ulwandle
2:28
vuma zion arch bishop Masoka
2:41
2 жыл бұрын
how to buy shares:. easy equity
3:05
Пікірлер
@kholiwemthethwa6686
@kholiwemthethwa6686 Күн бұрын
Mina bhuti ngiphuphe ngiluwela ulwandle futy ngigcine ngiluwelile,ngabe kusho ukithini lokho ngoba beluluhle nje kwavele kwavuleka iskhala ngawela
@SpheZikhali-i7o
@SpheZikhali-i7o 5 күн бұрын
Yazi mina ubaba wami waphupha ebona iyinkomo abangi lobola zisentabeni sengathi ubhuti wami omncane uyayijaha kuyimanje ziyafa zonke akusalanga ngisho neyodwa
@pinkymabaso6407
@pinkymabaso6407 7 күн бұрын
Ngicela ukubuza ukuthi yini igobongo
@55168
@55168 24 күн бұрын
Solinda next sihloko mina ngihleli ngiphupha inyoka so ngingasijabulela ukusizwa isihloko esilandelayo
@WandileMbatha-e9n
@WandileMbatha-e9n Ай бұрын
Sawubona mkhulu ngyabonga ngencazelo yebhubesi uma likujaha manje ngicela ukukwazi ukuthi mele wenze njan
@TinaDube-mc3br
@TinaDube-mc3br Ай бұрын
Sawubona.
@user-ug6qx6zm3c
@user-ug6qx6zm3c Ай бұрын
Cela kubuza kuphupha indlovu isemanzini
@LunganiMyeni-si9io
@LunganiMyeni-si9io Ай бұрын
Sakubona mkhulu umaa uphupha u ujahwa yi nyathi lo bhejani uchaza ukuthini
@siyamgazi9454
@siyamgazi9454 2 ай бұрын
Sibonge mkhulu. Ukuphupha wenza ucansi nestep sister sakho kodwa lube mnandi lolocansi ngalendlela engachazeki🤦 kuchazani?
@user-jk4fd9sp2q
@user-jk4fd9sp2q 3 ай бұрын
Ukuphupha I giant ikufaka emanzini ikubhabhadusa Kathi icocanawe kamnandi ikuwelise emfuleni egcwele
@user-jk4fd9sp2q
@user-jk4fd9sp2q 3 ай бұрын
Uma uphupha ulwandle olucwebule ubona isihlabathi amazing aluhlaza satshani ungena ulekelelwa umuntu wesifazane ongamazi osemcane omhlophe ngokwebala
@PhumeleleDuma-uq9yv
@PhumeleleDuma-uq9yv 3 ай бұрын
UnjnY mkhulu Ngicela ukubuza ukuthy ukuchaza ukuthini ubuphuph usinda nhobulongwe benkomo endlini enombende kuwo lombhede kulele ubaba wenhane yamie esengahlukana naye basezoqeda ngasemyango khona inhlabayhi mangithy nguayibutha ngiyayisusa kumbeke umgodi kodwa ngawuqiba ngmbambatha ngayo inhlabathi ngasinda futhy Ngiyabonga
@kungfooable
@kungfooable 3 ай бұрын
Sanibona mkhulu. Asithi uhlala esilungwini okungelamfula ungageza yini ngobulongwe ku shower
@TheJoker-ws6oz
@TheJoker-ws6oz 4 ай бұрын
Hi Sacela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha sengathi your in reality and kunento ekubambayo noma uthi uyamemeza uzizwe sengathi akukho muntu okuzwayo and leyo muntu ingathi ufuna ukulala nami ungumuntu wesilisa and nami ngingumuntu wesilisa hope you help coz sekwenzeka kakhulu manje angsakwazi nokulala ngikhululekile
@QueenleemamjabuSibanyoni
@QueenleemamjabuSibanyoni 4 ай бұрын
Ngiphuphe ngingaphansi emanzini olwandle ngikha izimpande
@ElmoGruv
@ElmoGruv 4 ай бұрын
Ukuphupha inhlwathi enkulu igingile?
@user-uv8qq6uz4o
@user-uv8qq6uz4o 5 ай бұрын
Ukuphupha inkomo ebomvu enamabala amnyama
@RhodaMthombeni-wf4kj
@RhodaMthombeni-wf4kj 5 ай бұрын
Kushoni ukuphupha inkomo emnyama ikujaha ifuna ukukuhlaba
@Sandile_maphisa
@Sandile_maphisa 5 ай бұрын
Shuthi awuyibukanga yonke i video
@user-ol4nk4kx9m
@user-ol4nk4kx9m 5 ай бұрын
Thokoza, ukuphupha inkomo ebomvu ikaka kuchazani ?
@user-tx9hs3uh1c
@user-tx9hs3uh1c 6 ай бұрын
Bhut min ngiphuphe ulwandle kungathi lifun ukphuma kungathi lifun ukubhubhiza njeh but amanzi a clean
@Mageza_Ngobisea
@Mageza_Ngobisea 7 ай бұрын
Sbonge bafo❤
@sweetnana9814
@sweetnana9814 7 ай бұрын
Ngiye kusangoma ngiyofuna usizo, emva kwalokho angibange ngisaphupha lutho. Bengifuna ukwazi ukuthi ngiwabuyisa kanjani amaphupho ami.
@Sandile_maphisa
@Sandile_maphisa 7 ай бұрын
Ayiphelele lendaba ngithinte ku number yami
@sibusisodhlamini2271
@sibusisodhlamini2271 7 ай бұрын
Akwande mfowethu🎉
@user-yv3wz1jc1l
@user-yv3wz1jc1l 7 ай бұрын
Cha Waze wayichaza into eqondile.
@user-bq7rb4we8e
@user-bq7rb4we8e 8 ай бұрын
Uma ufuna ukulungisa wenzanja mkhu
@thandilanga3156
@thandilanga3156 8 ай бұрын
Sawbona mkhulu nicely incazelo ngephupho Ngiphuphe ubaba engisebenza naye engaphhilile enyameni ngathi uyafainter , ngamthatha ngayanaye endlini kwami, ngafika ngamelapha ngamgeza waphumula. Ngemuva kwalokho ngobona sesenza ucansi nganqaba kodwa saqhubeka. Not forced but it just felt strange. Ngibonge
@glenkhethwa6761
@glenkhethwa6761 8 ай бұрын
Ngiyakhuleka kuwe baba sacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha ibhubesi elincane likuhijimisa kodwa lingakwenzi Lutho
@user-vw4ww9ed1s
@user-vw4ww9ed1s 9 ай бұрын
Thokuza mkhulu cela ubuza ukuphupha inkomo uyisenga ilale
@user-cv5ke3qb8y
@user-cv5ke3qb8y 9 ай бұрын
Ukuphupha inkomo e black n wite ikujaha ngathi ifuna kukuluma but igcina ijika
@user-rr6dz5rc9q
@user-rr6dz5rc9q 9 ай бұрын
Ngicela inkcazelo yephupho lokuphupha ingwe Kanye nebhubesi zihlasela zibulala abantu engihamba nabo but mna alingenzanga lutho, lifika lijike phambi kwam lihlasele osecalen kwam kanjalo nayo ingwe ifika ingibuke nje ibese ijahe omunye
@purplehaze8517
@purplehaze8517 9 ай бұрын
Uma uphupha uyidla
@sbudahpro8974
@sbudahpro8974 9 ай бұрын
Uma uphupha izinkomo zilima kusho ukuthini bafo
@user-zy6uf3ub6c
@user-zy6uf3ub6c 9 ай бұрын
Siyezwa mkhulu kodwa ukuphupha obaba kuyibo abangena beqhuba izinkomo bezongena nazo ekhaya kona kusho ukuthini
@sanelemavundla
@sanelemavundla 10 ай бұрын
Mkhulu ngcela ukubuza uma uphupha ubhejane ukujaha ehlathini yingabe lokho kubika ukuthini?
@sbuhzulu4486
@sbuhzulu4486 10 ай бұрын
Sawubona ngicela ubuza ukuphupha ntombazane yaka makhelwane ephoyisa bese ifonela manye maphoyisa afinke ngaphethe izibha asijaha mina ngasala namantombazane amathathu ehumba mina ngabaleka ngaze ngalala ngahamba ngesisu ngaqhamunkela olwandle olunama gagasi amhlophe kune zinyoni ezimhlophe ngathi madada zithi zizama ungena olwandle magagasi amhlophe ayaxhosha . Esihlabathini kune bhubesi, ithayaga , indlovu and inyoka encane sekhona umfana sebulele khona enkulu emnyama wadonsa izama ungena emgondini esihlabathini solwandle ayishaye ngo msila etsheni yangafa yafuna ukumushaya alokhu edlalisa ngabe lisho ukuthini leliphupho
@lindiwesimelane1821
@lindiwesimelane1821 11 ай бұрын
Thokoza Khehla, ngiphuphe ngimba angzike noma igolide noma i diamond kepha phakathi kwaloku okubili bengingengedwake kodwa kulomgodi ebengiqe kuwo besibathathi kepha angibazi bangobani kodwa kungaba abantu engisebenza nabo, kepha bese kuphuthunywa Mkhulu ngoba bekunalomlungu obesethi asisheshe ngoba besekungathi kunento ezayo engingayfanisa nokuthi mhlampe nje njengokuqgekeka komhlaba ,so laba ebenginabo bebengatholi lutho mabeloku bephanda ngesandla kepha ngakwazi ukuwakhipha impela lamatshe ngiloku ngibanina nabo nami ngibeka awami eduze kwami bekunabelunguke abaningi kuleyondawo , ngabe kushoni ngicgine ngingatholanga ukuthi yogolide nomayi diamond kphe bekuyinto elapho nje.Ngyabonga
@thandoginindza9655
@thandoginindza9655 11 ай бұрын
Thokoza mkhulu aniyichazi nayi emnyama engaboni emehlweni
@user-jk4fd9sp2q
@user-jk4fd9sp2q 11 ай бұрын
Ukuphupha izinkomo ezibomvu sihlele phansi egcekeni zigebise amakhanda kushoni
@dimakatsoivysemaro3445
@dimakatsoivysemaro3445 11 ай бұрын
Molweni Tata kunjani mna kama ndingu dimakatso ndinenxaki Tata entozam azihambi Kahle ndingumtu westhunya kodwa kumyama baba noba sesithi siyaphakama isithunywa vele Kube myama sengathethi sengakhanyise ewendake Ndaba nemeskhareje ezi 2emibyakeni edlule ndingebzanjani baba
@dimakatsoivysemaro3445
@dimakatsoivysemaro3445 11 ай бұрын
Mo
@thabaningongoma6489
@thabaningongoma6489 11 ай бұрын
Siyabonga mkhulu ukusivula amehlo sibonge
@thabaningongoma6489
@thabaningongoma6489 11 ай бұрын
Ewe yebo mkhulu asisa kwazi
@BhekithembaNgozo-eu1xh
@BhekithembaNgozo-eu1xh 11 ай бұрын
Kusho ukuthini ukuphupha usenga
@user-ol3rs8ut2o
@user-ol3rs8ut2o 11 ай бұрын
Ukuphupha inkomo iqeda ukuzala inkonyane ilikhotha kusho ukuthini?
@Sandile_maphisa
@Sandile_maphisa 11 ай бұрын
Inhlanhla enkulu ukwanda kwezinto ezinhle ekhaya
@user-yj2mo2qo6r
@user-yj2mo2qo6r 11 ай бұрын
Ukuphupha ibhubesi likuluma ukomalume nenja
@richardmelody8865
@richardmelody8865 Жыл бұрын
Sacela ukbuza uma ubona bovane ( ants) azingi zihamba endlini....kusho ukthini
@Thabile-mx3sw
@Thabile-mx3sw Жыл бұрын
Sawubona mkhulu mina ngcela ukwazi ukuthi uma phupha usinda kusuke kwenzekani
@Sandile_maphisa
@Sandile_maphisa Жыл бұрын
Umsamo wakho ungcolile udinga ukuhlambululwa
@Thabile-mx3sw
@Thabile-mx3sw Жыл бұрын
@@Sandile_maphisa ei kwaze kanzima ke ...angaz noma umkhulu bengakwazi yini ukunginika inmbr kuze ngcono sikhulume efonin noma uthole eyami kuze ngikwaz ukukhuluma kahle loludaba ingbonise indlela ngoba ngisamncane akunamuntu omdala ekhaya nokuthi ngenzeni kanjn
@Sandile_maphisa
@Sandile_maphisa Жыл бұрын
Ikhona kuma video😅inamba yami
@ThabiGumede-of8su
@ThabiGumede-of8su Жыл бұрын
Siyabonga ngolwazi olujulile
@litoslade9305
@litoslade9305 Жыл бұрын
uma uphuphe ungayenzi kodwa uyibuka kwi phone or ufice abantu beyenze?
@litoslade9305
@litoslade9305 Жыл бұрын
sibonge Mkhulu