Ispoki sothanda
4 жыл бұрын
Performance in Joburg Theathre
4 жыл бұрын
Impilo
4 жыл бұрын
Пікірлер
@blb-lizwi4559
@blb-lizwi4559 2 жыл бұрын
Ai man u Mandisa baft
@inkosanayakwa-buthelezi7168
@inkosanayakwa-buthelezi7168 3 жыл бұрын
eyyyy niza kahle madoda
@njabulogumede8812
@njabulogumede8812 3 жыл бұрын
Power power bobhuti no sisi wow 🙏🙏
@arthurmbhele1955
@arthurmbhele1955 3 жыл бұрын
ABALOBI - ISIPOKI SOTHANDO (Poetry) Uthando, Is'poki Esabeka Inxiwa Esibayeni Semizwa, Luteta Amaqanda Okufa, Inhliziyo Idl'amagalane Uma Kunje, Uma Izimo Zingishaya Selungishaya Luphindelela Novalo Kubuhlungu Ukuthanda Ngovalo Nani Valani Izinhliziyo Zenu, Nazi Izimilo Zenu Ziphuma Ngesango Uthando Luyafana Nokufa Ngoba Inhliziyo Yami Isilukhuni Njengendawo Yamathuna, Emzimbeni Wami Kusemakhazeni Ngoba Wonke Owesifazane Obuthaka Esimilweni Ufika Esezofela Kumina Enhliziyweni Okubuhlungu Ukuthi Bafika Kimi Beqotho Bethembisile Kanti Ngaphakathi Baqhambusile Okwabafazi Begoyile Besesiside Isikhathi Ngiwuthelawayeka Womgwaqo Ngisingethe Izidumbu Zabesifazane Abebejahe Ezinkanukweni Abanye Bebejahe Embhedeni Abanye Bejahe Ephaketheni Kazi Ngizoshonaphi Ngoba Sengife Izihlandla Eziningi Ngaphakathi Ubusuku Njalo Sebungidonsela Endlini Yokulila, Ukuphila Kunzima Kodwa Bathi Kungcono Uma Sewujwayele Kwesinye Isikhathi, Kwesinye Isikhathi Kuyenzeka Sijwayele Ibhadi Ngoba Nami Esitolo Sothando Sengi hlezi Ngithenga Izimpahla Ezingangilingani Abangani Bathi Mangingakhalali Kodwa Kanjani Ngoba Ayaqhibuka Amaqanda Espoki Sothando Kazi Kusasa Ekabani Inhliziyo Efayo. Empeleni Kufuze Engabe Isitsha Esihle Kasidleli Ngoba Ngobunuku Bethu Siyabuqeda Ubuhle Baso Kancane, Kancane Kancane, Kancane Kancane Ngiyashintsha, Inkinga Yenu Anikaboni Ukuthi Umuntu Wesifazane Unamandla Amangakanani, Umuntu Wesifazane Ukwazi Ukusakha Futhi Ukwazi Ukusibhidliza Mina Namhlanje Sengiyizindonga Ezimile Angisasilo Ikhaya, Ngiletha Amakhaza, Uma Kunomeselandi Onothando Lokwakha, Makashayele Lenombolo Engezanzi Kwaloludaba NGIYISPOKI SOTHANDO Ngihlasela Abafisa Ukuqopha Imilando, Ngiyinyoka Ephenduk'indandatho, Ngibhidliza Yonke Imishado Ngiyiphupho Kubantwana Abasafisa Ukuthandana, Uma Sebethandana Ngiphenduka Uthando Lwezinhloso Imizwa Yabo Uma Iqala Ibambana Iqina Ngivamise Ukuxegisa Isimilo Mina NGIYISPOKI Sothando, Ngiyisthunzela Sothando Ngaqalekiswa Mina Ngathweswa Ubugqila Abalambele Ukuzisebenzela Ngibaphakela Ubunzima, Ngizokuxoxela Nangami Ngisawuthando Ngisaphila, Ngikhule Enkonzweni NgiyiKhatholika, Ngafa Kancane Ngafakwa Kwabancane, Ngaqalekiswa Mina, Manje Nginokukhipha Izidumbu Embhedeni Belele Ngiyabagulisa, Abantwana Bami Laba Ngiyabagulisa, Abanye Ngibafumbathisa iRosaru, Isiphambano Kube Isikhali Sokufeza Izinkanuko Abanye Ngibenza Bakuqome Nokufa Bengazi, Abanye Bashade Bazinikele Ekufeni Bebona Ngivala Amehlo Kothandwa Ngeqiniso Uthando Alukale Ngabangani Mebona Hhha Ngizokuqeda Isiqubulo Sikasofa Silahlane Kulomhlaba Ngifuna Amasoka Sonke Asifele Emanyaleni Bamb'isandla Sami Kamakhelwane Balula Hhha, Umzimba Kantombazanyana Ngiwuphendula Isitende, Khona Abakhokhela Usuku, Abanye Inyanga, Masihlalisane Kusho Izifo Zimbanga Isipoki Sothando Esimaphiko Mhlophe Aayi ISIPOKI Sothando Esimaphiko Mhlophe, Imani Nginitshele, Izinhliziyo Zenu Izona Ezimise Izindonga Zesihogo
@mlulekimlondo292
@mlulekimlondo292 3 жыл бұрын
Number one
@wandilesimphiwe7741
@wandilesimphiwe7741 3 жыл бұрын
Ninzima bafwe2💯
@manelisimtsholo8435
@manelisimtsholo8435 3 жыл бұрын
Gerara here 😢😢😢❤️
@percydhlamini2146
@percydhlamini2146 3 жыл бұрын
🔥🔥🔥🔥🔥🔥
@freemanthepoet2500
@freemanthepoet2500 4 жыл бұрын
😢😢😢ngiyawathandamazwe nkondlo bafwethu nivele umoya ojulile 😢😢😢