08 January 2024

  Рет қаралды 48,875

INDLONDLO YAMANZI

INDLONDLO YAMANZI

Күн бұрын

Пікірлер: 60
@delisilengali6076
@delisilengali6076 11 ай бұрын
Shembe ngyazi anghlanyi! 😭🙏 Ukusa kwanamhlanje ngivuka ngisemanzini, angfika, ngizthele phezu "komuntu/kwekhehla" ebelfake umqhele wama beads ofana njengalo owuthwele ekhanda nawe 😭🙏🙏🙏 Had to even jot this down in my diary, as I do with most of my visions 🙏 Ukhule uphile Mkhulu 🙇🙏
@minenhledhlamini-c4y
@minenhledhlamini-c4y 10 ай бұрын
Sawubon Baba becela ukubuza ukuthi Uma uvuke ekuseni uzwa amahlombe ebuhlungu ukhathale nasemzimbeni uzwe sengathi kukhon into ubuyeza ebusuku noma yiphupho kodwa ungayikhumbuli kusuke kuyini nom kusuke kwenzakalani
@zamathwala5455
@zamathwala5455 8 ай бұрын
Yooo leli Damu ngilisaba nje ngidlula ngemoto lisho line ntuthu phakathi 😲
@nomcebodube2065
@nomcebodube2065 Жыл бұрын
Akahambe ayothinta lamalight a orange alephambili azobona amanzi ukuthi awanamngani laekuqaleni NAMI ngingangena
@NomveloMngomezulu
@NomveloMngomezulu Жыл бұрын
😂
@nelisiwepriscilla1068
@nelisiwepriscilla1068 8 ай бұрын
Umona wenu uzonibulala Shem🤞
@preciousmaphalala4708
@preciousmaphalala4708 3 ай бұрын
Lomona wakho utakubulala🚮
@zodwasibisi2761
@zodwasibisi2761 4 ай бұрын
Awu cha ngyakvuma bhuti shame ungenala kulenyoka edla kwasani , phela ongenela akaphumi ,ay ngyakuvuma shame muntu wabantu
@nokthulapreciousmbatha4734
@nokthulapreciousmbatha4734 Жыл бұрын
Mkhulu uShembe bakithi kiyasho kuth uhamba nobabamkhulu amen
@NOBUHLESIBIYA-tz9dl
@NOBUHLESIBIYA-tz9dl Жыл бұрын
Mkhulu i respect yu fr yr powers
@MpiloenhleChabalala-n5d
@MpiloenhleChabalala-n5d 11 ай бұрын
Yekani ukuhlukumeza Izinto Zamanzi pls
@NOBUHLESIBIYA-tz9dl
@NOBUHLESIBIYA-tz9dl Жыл бұрын
Nginedphiwo sasemanzini nami nd ngyaludinga usizo😢😢😢😢😢
@ZeenathiHlophe-is2zz
@ZeenathiHlophe-is2zz 3 ай бұрын
Angi kwi nawe kodwa umgani wami uthi ufambe uye emsinga endlini ye nkosazana
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge Жыл бұрын
Ungenile uphakathi edamini ngiyakuvuma ndoda yamadoda
@PatrickHadebe-em7is
@PatrickHadebe-em7is 11 ай бұрын
Aykhona ngaty inamandla lendoda iyayazi kodwa inkanyamba
@SibusisoDlothovu
@SibusisoDlothovu Жыл бұрын
Hai.. Cha... Ngiyavuma Mina ungenile impela
@zodwasibisi2761
@zodwasibisi2761 4 ай бұрын
Awsale sewumcela adedele nalaba abadla angasabadedela siyabacela namhlanje bazoncwatshwa nabo nkosi yam awsize bo ngoba unamandla ndlondlo
@SelinaNkosi-pd1nh
@SelinaNkosi-pd1nh 10 ай бұрын
Masiyivumeni indlondloyamanzi❤
@mpumempume3976
@mpumempume3976 10 ай бұрын
Ngiyabingelela ngicela inamba ye ndlondlo ngifisa ukuxhumana nayo
@duduzilecharlotte6417
@duduzilecharlotte6417 Жыл бұрын
Thokoza mkhulu ake uze ngapha e free state e sterkfontein dam
@nkosinzama4950
@nkosinzama4950 Жыл бұрын
Ngyaludinga ucedo lwakho Ndlondlo.....abantu benhlanzeko baphila kuwe.🙏
@phumezakhonzeka9570
@phumezakhonzeka9570 10 ай бұрын
Yhoo hay ngingafa the way endiwoyika ngakhona amanzi yho,ngelinye ilanga ndaphupha kunamantombazana amabini ayephuma elwandle ezokundilanda , yho ndothuka ebhedini ndawa phantsi ,ndiyawoyika amanzi, mandizakuwela umfula ndiba dizzy ndityhafe amadolo I don't know why.
@samgood7743
@samgood7743 3 ай бұрын
😂😂😂😂😂cc pushhh ufana nam joe mna namanzi singa manzi no paraffin if ndise lwandle ndingena nzima nalapho funeka aphele madolwen once edlula sekonakele +ndiba kuva'brate sana andyaz nje
@MelodyMelz126
@MelodyMelz126 Жыл бұрын
Sengizwela uCamera men😂😂😂
@xolisanincube8056
@xolisanincube8056 11 ай бұрын
😂😂😂
@ThulebonaKunene-d8c
@ThulebonaKunene-d8c 4 ай бұрын
Ikhathi zokugcina lezi
@LindaniMchazeleni
@LindaniMchazeleni Жыл бұрын
For what nje ngize ngingenee e jozini dam🥺
@mduduzigasa7834
@mduduzigasa7834 Жыл бұрын
Yasebenza Ndondlo🫡 Akekho seke wenza loku
@geraldinemoloi3071
@geraldinemoloi3071 Жыл бұрын
Thokoza Ndlondlo how can l get hold of you l am in Gauteng and in desperate need of your assistance
@keybeeee4112
@keybeeee4112 Жыл бұрын
It so romentic.. woow who is ths guy.. ncohh im so in love with water nam.. ler me knw if uyibhukude kwenyendawo mjita
@thinamhlongo9048
@thinamhlongo9048 Жыл бұрын
Aibo njalo ukuzibizila ukufa kuzihlalele
@nomcebodube2065
@nomcebodube2065 Жыл бұрын
🤞​@@thinamhlongo9048
@mafikamsomi
@mafikamsomi Жыл бұрын
Mmmm😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@nonhlanhlamaribe7050
@nonhlanhlamaribe7050 Жыл бұрын
uShembe ukwembethe kuyabonakala nedozi lakho lihlambulukile nawe ngokunjalo uze ungazingcolisi
@bonginkosinzima7110
@bonginkosinzima7110 Жыл бұрын
😂😂😂umbethwe ubani??? iyoooo cha shame niyazazi izindaba
@nonhlanhlamaribe7050
@nonhlanhlamaribe7050 Жыл бұрын
@@bonginkosinzima7110 ngeke ungizwe ngoba kunokwenzeka awukholelwa edlozini,,lento ayenzayo ayongena emanzini ajule kangaka ,,akekho ongayenza ngsphandle kwaShembe oyiNkosi,, so mina nawe kungashona ilanga siqophisana ,,bt kuzwe engikusho kuwe,,cc
@bonginkosinzima7110
@bonginkosinzima7110 Жыл бұрын
@@nonhlanhlamaribe7050 angikuphikisi yazi ukt ngiyachazeka ngoba ucacise kahle ukt umbethwe ubani. Thina esikhonza Jehovah siyazi UKt akahlangani mermaid, river goddess,Kanye dragon
@nonhlanhlamaribe7050
@nonhlanhlamaribe7050 Жыл бұрын
@@bonginkosinzima7110 u will never understand yazi bt let me say umbethwe idlozi lakhe ,kanye noShembe ,ngiyema lapho.ngiyabonga ngoba awulwi ,,kukhombisa ukuth ufundisekile bt its not about ukuzazi izindaba ,Nanda Dam akungeni noma ubani noma ikanjani bt thina maNazaretha siyangena uma sibhabhadisa ngoba umfundisi usuke enikwe uShembe owendlu emnyama amandla okungena ,,ofeleba bayathula bazothe bengaphazamisi kuze kuqedwe ukubhabhadiswa abantu,,,angeke nje ufuhleleke uzingenele ,coz soze waphuma
@Lindokuhle-g1x
@Lindokuhle-g1x Жыл бұрын
yooo yooo yooo nanko uyesu emlanjeni yhin ndyaphupha na bethu
@lindokuhlezuma6595
@lindokuhlezuma6595 9 ай бұрын
Ubonge eNtaba emhlophe at escort in KZN.
@NhlanhlaTembe-ee9gp
@NhlanhlaTembe-ee9gp Жыл бұрын
Onkosiyamakhosi msibekele baba
@sithembisenizikhali
@sithembisenizikhali Жыл бұрын
Aze amsibekele nje uyaphi emaDamini angaka...
@huryburly6025
@huryburly6025 Жыл бұрын
​@sithembisenizikhal😂😂😂😂i
@sphindilecynthiaxaba8094
@sphindilecynthiaxaba8094 Жыл бұрын
Ndlondlo Yamanzi
@SLINDELOK
@SLINDELOK Жыл бұрын
Ndlondlo yamanzi unamandla kakhulu ngyakuvuma
@halalisanixulu6577
@halalisanixulu6577 Жыл бұрын
😦😳
@asandaonga4477
@asandaonga4477 Жыл бұрын
Ndondli ndlondlongs
@Phiwe-b6y
@Phiwe-b6y 11 ай бұрын
The man is sometimes scared....come to christ and be free....that life is cold and scary....u cant follow demons for rest of your life 😮
@lady_alicedejazzdiva6946
@lady_alicedejazzdiva6946 9 ай бұрын
F.. you demons????😮😮uyasijwayela..nalo Jesu womlungu ongazi nethuna lakhe
@zamamshengu8438
@zamamshengu8438 8 ай бұрын
Angeke uzwe isangoma or any of these people with spiritual gifts bethi woza uzokhonza idlozi but nina no Glory ave ni recruiter....ninesdina shame namadlozi o Abraham and Samson
@nompumelelofaithgumede4636
@nompumelelofaithgumede4636 8 ай бұрын
That's bullshit...you cannot call our ancestors demons... why are you so judgemental??? Are you so perfect and holy that you have every right in the world to judge other people's belief systems??? . Uze ulibambe lingashoni
@preciousmaphalala4708
@preciousmaphalala4708 3 ай бұрын
Whos said hes following demons? ?don't be so judgemental .. U lack knowledge nje .. liyini i demon? libuyaphi? liphi lona lelizulu lenu? nalo God wakho lomkhomba kulelizulu letinyoni😅😅awoa
@SiyamthandaLungelo
@SiyamthandaLungelo Ай бұрын
Idimoni isphongo sakho nokusindiswa lokhu okugcwels leskopo sakho eskhulu mcm
@cbomiya1900
@cbomiya1900 10 ай бұрын
Yin inhloso yalomuntu vele 😕
@NomgqibeloVilakazi
@NomgqibeloVilakazi 5 ай бұрын
Ngyakuvuma Shembe lonyazi lezulu impela.
@preciousmaphalala4708
@preciousmaphalala4708 3 ай бұрын
Ubuza abantu aba rongi ke .. call him he'll tell u.
@ernest9605
@ernest9605 Жыл бұрын
What is the purpose? noma ukuthwala
@nonhlanhlamaribe7050
@nonhlanhlamaribe7050 Жыл бұрын
Ayi ukuthwala kwani ave ninjalo ,, hhay bandla umuntu, uyanikhombisa ukuth idlozi lakhe ligezekile shuth liphila ngamanzi ,,ubombuka naye indlela agezeke ngayo
Ukuphupha ngo cansi
9:38
INDLONDLO YAMANZI
Рет қаралды 10 М.
Dr Mnguni Ekhuluma Nemikhovu Yakhe Bukhoma
14:16
Real TV1 Stories
Рет қаралды 862 М.
Tuna 🍣 ​⁠@patrickzeinali ​⁠@ChefRush
00:48
albert_cancook
Рет қаралды 148 МЛН
It works #beatbox #tiktok
00:34
BeatboxJCOP
Рет қаралды 41 МЛН
IMFIHLO YAMANZI.
14:14
ESIGODLWENI SEDLOZI KWAZULA'YITHOLE
Рет қаралды 485 М.
Ayanda Msweli Foundation | Usizi Lumi Lodwa
14:34
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 153 М.
07 January 2024
5:26
INDLONDLO YAMANZI
Рет қаралды 2,9 М.
mythical creature "inkanyamba" of south african sea!
1:56
jgrey man
Рет қаралды 1,8 М.
01 September 2023
9:23
INDLONDLO YAMANZI
Рет қаралды 7 М.
Ayanda Msweli Foundation | Amanzi Ayingozi
12:00
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 314 М.
Tuna 🍣 ​⁠@patrickzeinali ​⁠@ChefRush
00:48
albert_cancook
Рет қаралды 148 МЛН