Into engingayisho is this, sonke isibongo sinosiko lwaso maybe u Khehlelezi usho izinto ezenzeka kubo nangakubo. EsiZulwini kunezinto eziyisi Zulu and have nothing to do no siko lwakini endlini but it is just nje into eyenziwa isizwe sonke. But nakhona kushiyana ngezi godi. Ukhehlelezi shouldnt speak as if umele izibongo zethu or umele usiko lwaka ZUlu after all akayena umZulu. U maphumulo bekuwumZulu into eyenziwe u babes ayenziwa ngisho nayizizwe zakwamanye amazwe, uma kushone umuntu siyahlonishwa leso sikhathi. Kuze kube nezinto ezishiwo ikakhulukazi if umuntu umuzonda uye uthi uyodansa ethuneni lakhe noma umake ngezwa kuthiwa ufile ngiyojabula ngidanse. Ngokosiko lwaka Zulu siyahlonishwa lesi sikhathi ngoba kuvinjwa ukuthi ungadluli okuyi curse esiyazi sonke esingama Zulu. Ukhehlezi is just inyanga nje akayena usolwazi wamasiko or usolwazi wa anything ehlangene nosiko lwaka Zulu. You should never look to someone like u khehlelezi for any guidance yosiko lwaka Zulu, ubunyanga dont make u an axpert osikweni you can only believe that if ungazi lutho ngobunyanga, But lento idukisa abantu, akujatshulwa nje uma kushoniwe lemikhuba ayishoyo imikhuba eqhamuka nabantu bokufika abangewona ama Zulu njengaye, okusho ukuthi ngoba ngangiyibutho kwa Zulu sekumele manje ngibhokode abantu ngobhoko? no, that is a stupid analogy and answering, iikhuba yabo laba okhehlelezi. Into yokuqhumisa isibhamu noma ukuntshontshwa kwezimoto, into ayeyenziwa ama sela usually kwamashu, in Durban i Trend yakhona le...and other criminal element picked it up and yase iba ningi kubantu abadansayo..ama ganger asemajele and so on..akulona usiko..umukhuba its a habit.