Ama Tips Okushela Intombi •||• Izibonelo Kanye Nendlela Yokuzithemba

  Рет қаралды 8,625

Mqeqeshi Wezinsizwa

Mqeqeshi Wezinsizwa

Күн бұрын

Kule video uMqeqeshi Wezinsizwa unikeza Ama Tips Okushela Intombi. Uphinde anikezane nezibonelo ezingakusiza lapho ushela intombi edolobheni, elokishini okanye emakhaya. lezi zindawo zihlukile, nendlela ekumele wenze ngayo ihlukile. Uphinde anikeze ama tips ambalwa okunyusa ukuzethemba kwensizwa ukuze izethembe empilweni nalapho ishela khona.
Kubalulekile ukuthi siqonde indlela esekushelwa ngayo manje ayisafani neyakudala. Ungashelisi okwamkhulu wakho eshela ugogo wakho ngo 1967 ngoba izinto ngeke zize zikuhambele kahle, ngeke uqonywe nhlobo. Uyoze ucabange ukuthi unesichitho, unebhadi, uqalekisiwe okanye umubi akekho okufunayo, kanti cha akunjalo kepha indlela owenza ngayo usebenzisa isidala. Hlala noMqeqeshi Wezinsizwa ukuze uzofunda isimanje manje sokushela ukuze ozoqonywa, uhlabe nawe njengezinye izingane. Awuzelanga emhlabeni ukuzobuka abanye bejabula. Nawe sukuma uzithathe.
Ngithinte kule e-mail address: southafricanmusicall@gmail.com uma ufisa sibonisane kudaba lwakho. KwaMqeqeshi Wezinsizwa, Ikhaya Lenjabulo!

Пікірлер: 10
@johndenguele6855
@johndenguele6855 2 жыл бұрын
Ngiyabonga mqeqeshi ngifunda e high School kodwa ngibuka ama video wakho, keep it up usenze amadoda👍
@matshidisoryham5488
@matshidisoryham5488 Жыл бұрын
Dakota namingiyiyenzele ❤
@mnqobingubane2197
@mnqobingubane2197 2 жыл бұрын
sibonge mqeqeshi👍....ngicela ukubuza mqeqeshi ,uma ushele intombazane yasamukela isicelo sakho ekuhamben kwesikhathi akuzibe efonini ,nakuma message akho wenze njani?
@nduduzojali364
@nduduzojali364 2 жыл бұрын
Kungenzeka bafo usefun ukushintshi umqondo so kumele uzifikela mathupha lakakhona ukuze umbuyisele emqondweni wokuth khon into engenzeka phakathi kwenu..
@mnqobingubane2197
@mnqobingubane2197 2 жыл бұрын
@@nduduzojali364 ngyabona bafo,ngizokwenzenjalo
@njabulonjebz5100
@njabulonjebz5100 2 жыл бұрын
Kubuhlungu ukuzisola uzibuze kuth menzen umunt. Akufunek uze uzibuze ungenzang uze uxile into engekh. Mina ngyaye ngihlehlel emuva nj munt masengziba kube ngath ngyamziba nj for 2days myb if kungekh akwenzay ethule ila sengzomqond khona sengyofun kuth emtheth wakh umini nale relationship yeth. If engasekh interested don't act ngath udesparate for uthando lwakhe qhubek nempilo kzozenzakalel kuth yabuy or akabuy.
@chennaimungate2916
@chennaimungate2916 Жыл бұрын
Mqeqeshi ngyethemba ukuba uyaphila; nginenkingà Lana kunentombi engayi Shela yonkinto Ngayihambisa ngilayini kodwa ngiyicela I number yathi ifonini Yayo ayisebenzi yaze yangi khombisa kodwa ngayi cela ukuba siphinde sibonane yavuma ingane kodwa ke into engihluphayo angazi ukuba ngizofika ngithini Uma sihlangana
@forexteen6554
@forexteen6554 2 жыл бұрын
Mqeqeshi, ingane ivane yathi iyi lesbian ayithandani nabafana. Angazi ngzoythini lendaba.
@sfisohsanele
@sfisohsanele 5 ай бұрын
😂😂😂
@judithdavis3609
@judithdavis3609 2 жыл бұрын
𝐩𝓻Ỗ𝓂Ø𝓈M
Izindlela Zokukhuluma Nentombi Ukuze Uwine
26:32
Mqeqeshi Wezinsizwa
Рет қаралды 8 М.
Ngicela Ukukubona, Kunento Engifuna Ukukutshela Yona
12:24
Mqeqeshi Wezinsizwa
Рет қаралды 1,6 М.
Миллионер | 1 - серия
34:31
Million Show
Рет қаралды 3 МЛН
Кәсіпқой бокс | Жәнібек Әлімханұлы - Андрей Михайлович
48:57
Sigma baby, you've conquered soap! 😲😮‍💨 LeoNata family #shorts
00:37
Uma Ekhombisa Ama Sign Okukuthanda, Yenza Kanje
9:53
Mqeqeshi Wezinsizwa
Рет қаралды 7 М.
Love poem by Ntando Mazibuko
1:37
Ntando Mazibuko
Рет қаралды 14 М.
How To Build An Affiliate Marketing Website 2024 (COMPLETE GUIDE)
3:19:28
Metics Media
Рет қаралды 1,1 МЛН
Bongani sharpens his shela skills - Isibaya | Mzansi Magic
2:52
MzansiMagicOfficial
Рет қаралды 124 М.
Phumlane B. Hlongwane Shelling Nongcebo McKenzie on uKhozi FM, Isidlo sasekuseni with Tshatha Ngobe
8:49
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 197 М.
Izinto Eziwu 11 Ekumele Uziqaphele Uma Usamshela •||• Mqeqeshi Wezinsizwa
19:48
Joshua Maponga on African Feminism
47:48
THEE ALFA HOUSE
Рет қаралды 72 М.
Миллионер | 1 - серия
34:31
Million Show
Рет қаралды 3 МЛН