What spoils amagobongo...? Find out on Gogo Bathini Mbatha TV on KZbin channel. The only Bookings Line: 035 799 5703
Пікірлер: 26
@cinisomthambe12334 жыл бұрын
Thokoza Gogo wethu esimthandayo, I would also like to emphasise that it is very important for one to be ready spiritually to go through isigaba samagobongo. Ungavuma umcondo noma inthliziyo yakho kodwa ngabe umoya wakho uvumile na? Uyemukela ngokuphelele na? We must always remenber to connect with our spirit most of the time because our brain and heart are places of all kinds of emotions and forever changing kodwa kwavuma umoya wakho akekho ongashintja umcondo wakho. Siyabonga Gogo Bathini, uMdali angiphe amandla ngikwazi ukufika kuwe 👏👏
Who is screwing who 🤣..ai gogo the sense of humour there
@andilemkhize80394 жыл бұрын
Thokoza Gogo,wonke lama series amagobongo angvule amehlo kakhulu, ngbongela mina nabakithi ngokthola ithuba lokwabuka....stay blessed and never stop ukuskhulisa🙏
@zoliswaxabamqadi63464 жыл бұрын
Thokoza Gogo. Am being schooled 💃👯especially since I have to undergo this process
@nokuthulashozi54014 жыл бұрын
Thokoza Gogo wendoda siyabonga uthixo akukhulise N jalo enkosini 👏👏👏
@ziphokuhlezulu45294 жыл бұрын
Thokozani bogogo salukazi sendoda! Gogo ngicela uchaze ngamakhandlela! For example ngyophahla esgangeni to connect with my ancestors asking for guidance from my ancestors! Ngisebenzisa maphi amakhandlela ? Elibomvu , eli yellow, eli blue ect ameleni ! Thokoza 🤲
@lufefenyembezi53024 жыл бұрын
Thokoza Gogo Ndicela ukubuza xa kuthiwa wembeswe nge Silwane kutsho ukuthini kahle kahle, ingaba ukwelapheka kwaso sona kwahlukile na kwesi uthetha ngaso kwezi Series zi about Isilwane sele uzenzile.
@sduduzilemichellengwenya98314 жыл бұрын
Siyabonga gogo
@wilmameyer70104 жыл бұрын
amen gogo
@nelilesias68404 жыл бұрын
Thokoza gogo🕯🕯🕯👏👏👏
@sthabisonkomo24724 жыл бұрын
Thokoza gogo Bathini. ngicela ungi mentor loba i guidance....ncela usenzelw I video ngabantu abanje ngami abawodliwa komalume ubaba wangahlawuli. Kahle hle ngingathi abantu a baphakathi kompango kumele kuxhazululeke kanjani ngempilo.. ngiyazama ifone yakho gogo kayingeni
@mzolisimagatikele11363 жыл бұрын
😀😃 nice one Gogo.
@thembinkosidube39182 жыл бұрын
Siyabonga Siyathokoza Gogo...
@sindymsomi9852 жыл бұрын
Thank you.
@mikejackson92044 жыл бұрын
Khanyisa njalo sbanene sethonga akwande gogo
@andileblessingshange35054 жыл бұрын
Thokozani bogogo no mkhulu. We gogo wethu mina ngalidla igobongo ngisephakathi kwalo ngaphupha ugogo engingamazi ethi angosebenzisa umhlabathi wamawele, ngakusasa ngaphupha ethi mina ngeke ngithwase ngoba isiphiwo sami ukuphupha. Emvakwalokho ngaphupha ikhehla lithi sebanele sengingaphothula. Lathi ngzophuthula ngenkomo, layiveza leyonkomo. Yavela lenkomo kwaze kwaba 4 times. Ngaphupha kuthiwa ngzotholaphi nangempela uma ngiya kuleloplazi ngayithola leyonkomo exactly le ade ngiphupha. Umbuzo wami ulana, kuyenzeka yini udle igobongo bese kuthiwa phothula ngenkomo?