Angazike nami please ask someone else 🙏Mina I'll answer you uma sengazi
@bhekanintshakala79972 жыл бұрын
But I'll do a video episode about ijazi elimnyama mhlampe Friday or Saturday Thokoza nganeyakwethu Ndawue amen 🙏 🙌 👏
@makhosibusizizwe78533 жыл бұрын
Amen Mkhulu, kudalwa yini ukuthi uma unejazi, uma uligqokile kulume umzimba wonke kokunye ube ngathi uhanjwa izinto emzimbeni.. Amen Khehla.
@bhekanintshakala79973 жыл бұрын
Angazi we nganeyakwethu Kodwa ke sesingalalela umoya sive uthini Ndawue 👏amen🙏
@makhosibusizizwe78533 жыл бұрын
Ameb Mkhulu. Ngicela ukubuza, kwenziwa yini amanye amajazi umthungo uvezwe, ama stich akhona angaphandle not inside. What does it signify having outside stich ejazini. Ngibuza ngoba ijazi lami eli green kumele libe ne stich outside
@bhekanintshakala79973 жыл бұрын
Ayi angaz ke lapho Kodwa engikwaziyo ukuthi ijazi liyaphendukezelwa uma kunesimo esithize
Thokoza Mkhulu eliblue and yellow ijazi means what🙆🏼♂️🙏
@bhekanintshakala79973 жыл бұрын
Thokoza nganeyakwethu Thanks Thandaza ubuze ezithunyweni ngoba ngizokutshela kanti bona bakunikezela okunye I hope you saw all my KZbin videos episodes about amajazi if not please watch them till the end