Amaphoyisa angihlukumeza eJele.

  Рет қаралды 24,014

TRANSFORMATION LIVE

TRANSFORMATION LIVE

Ай бұрын

Amaphoyisa angihlukumeza eJele.
#podcast
#transformation
#trending

Пікірлер: 145
@xolanialex6785
@xolanialex6785 28 күн бұрын
Khumbula wethu ukuthi abanye babulala abantu bengezanga lutho bashiya izingane zabo zihlupheka zikhala isuku nosuku nazo zibuza ukuthi ubaba wayezeni ebulawela izinto zakhe ngifunake ukuthi wazi ukuthi ezinye iziboshwa zikufanele lokho kodwa ayi zonke ngoba kukhona abangezanga lutho olubi
@lwandleduma1933
@lwandleduma1933 15 күн бұрын
Umshayelani muntu engenzanga lutho kwi cell
@MelokuhleNxumalo-dv2qu
@MelokuhleNxumalo-dv2qu 28 күн бұрын
Big up to transformation live for transforming lives. Don't forget to subscribe, like and also comment. Transformation live please give us more videos of Mandla Jelly Hadebe and Mc Menzisto. Siyabonga ngokuqwashiswa🤝
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 29 күн бұрын
Smindlosi, Cebekhulu and MaMpintsha you are the best of the best🔥♥️👌
@hlengiwensizwane2139
@hlengiwensizwane2139 29 күн бұрын
Seconded 😊
@asekhohanabe3493
@asekhohanabe3493 28 күн бұрын
Ukhohlwe uSihle Ntobela
@MbizoG
@MbizoG 29 күн бұрын
True I'm transformed as now you've changed a lot in my life
@chelengwenya6965
@chelengwenya6965 28 күн бұрын
I may sound toxic kodwa ezinye insizwa ziyayideserver that treatment...zihlukumeze abantu too much emphakathi zikhona intandane futhi ngenxa yabo abafowethu abasemajele😢
@housemusic977
@housemusic977 13 күн бұрын
Uright bhuti
@sozabaiciko
@sozabaiciko 29 күн бұрын
Winkunzi kodwa Smindlosi, UNkulunkulu akugcine akulonde your life was a movie futhi iyasifundisa kakhulu, BEST STORYTELLER EVER🤘
@thulanisanele7410
@thulanisanele7410 28 күн бұрын
Syabonga bhut ukubuyisa ubhuti Mandla 🙏🏿
@godfreyphalatsi4671
@godfreyphalatsi4671 29 күн бұрын
Mandla is been a long time, great to see you back
@duma5184
@duma5184 29 күн бұрын
Ave bengawakhohlwa amadates naba abantu bakuthatha bekubeke ngqo endaweni yesigameko.... 🙌🏿🙌🏿🙌🏿🙌🏿♥️
@mkhulisenimusamdlolo8675
@mkhulisenimusamdlolo8675 29 күн бұрын
Syabonga kakhulu mfwethu
@noziphokhumalo6090
@noziphokhumalo6090 29 күн бұрын
It is good to hear from you again Mandla. Ibuhlungu lento yokuhlukunyezwa kodwa i believe ikuthi uNkulunkulu uyaphendula ngendlela yakhe. Ibonaka ukuthi umuntu ohlukumezayo uvame ukuhlukumezeka naye ekugcineni, uvame ukukugula noma abe yinkubela lento enyantisayo bese engafi aphile isikhathi eside kanzima.
@sifisonkomo-uy8lc
@sifisonkomo-uy8lc 29 күн бұрын
Yabona mungakaze ulalele lezinsizwa usuke ungazi lutho ngobunzima bejele # transformation life
@SiboneleloNkelembe-iu8cv
@SiboneleloNkelembe-iu8cv 17 күн бұрын
Keep on doing the good work bhut Mandla
@lwazimgedezi4993
@lwazimgedezi4993 29 күн бұрын
Ola Mindlosi, welcome back ndoda long time. Eish wabeka indaba ebuhlungu bafo thank you ngezilumkiso enisiphakela zona ngezinto zaseJele
@ThobileMkhize-kf7cy
@ThobileMkhize-kf7cy 28 күн бұрын
Good to see you again bhuti
@musazwane6013
@musazwane6013 29 күн бұрын
Ngeke ngiphawule ngihlale ngizwa ngendaba ngiyalesab ijele😢
@DeepChatswith
@DeepChatswith 29 күн бұрын
Good to have you back Jelly, besikukhumbule. Wamuhle wakhuluphala ndoda.
@senzomthethwa6645
@senzomthethwa6645 28 күн бұрын
Bt Vel if uyejel khon osuk bahlukumezile so don't expect kub ngob suboshiwe wen ngek sahlukumezeka zohlukumezeka ai kancane indaw yezoni leyaaa
@lwazixaba931
@lwazixaba931 29 күн бұрын
Bhuti Mandla ngyakucela unganyamalali kakhulu udamane uvela
@mukelwebhila
@mukelwebhila 23 күн бұрын
👏👏👏👏👏 love the content
@Lokxion747
@Lokxion747 29 күн бұрын
Nazo izigebengu azinandaba nabantu zafika ekhaya elikhulu zaba faka ibhuzu abantu besfazane befuna ama cell phone babulala isalukazi nekhehla abazange bacabange ukuthi abantu laba banezingane ezincike kubo
@user-we6gq8vi9x
@user-we6gq8vi9x 28 күн бұрын
True, kodwa bona bakhala isimayemaye
@nathimtshali4342
@nathimtshali4342 27 күн бұрын
Namuhla bazenza amaMotivational speakers mxm odoti beyfebe zeygebengu lezi, ababulali abangenanembeza
@Lokxion747
@Lokxion747 27 күн бұрын
Yebo
@sphesihlndebele4841
@sphesihlndebele4841 29 күн бұрын
Ngiyigqwele manje ❤🎉
@mrgubhela9397
@mrgubhela9397 29 күн бұрын
Bafo kubuhlungu impela kodwa ayii kini nonke kubuhlungu kulabo ababoshelwe into abangayazi kodwa kwaba fana naye aii mina ngithi azishe ngoba the feeling uzwayo its same feeling ama victim wenu azwayo.
@user-mn3my6ue7k
@user-mn3my6ue7k 18 күн бұрын
Eyi bhuti Mandla waze wawuthinta umoya wami ngalezizindaba ezimbi ezenziwa abantu abathe bakuqeqeshelwa kulomsebenzi ngangike ngilunge ukusebenza ejele nkosi yami
@user-od8wn8xd8g
@user-od8wn8xd8g 29 күн бұрын
My guy 🎉 good story teller
@MihleBhengu
@MihleBhengu 25 күн бұрын
We appreciate what you're doing bhuti it's a lesson to us as youth keep up the good work
@menzimpanza1727
@menzimpanza1727 16 күн бұрын
Eishiiiii bhuti yaze yabuhlungu into oyixoxayo ngizwa nginokushaqeka ngakho okushut ukubulalana kingeke kwaphela siyabonga bhuti ukt ukuveze kwenzeka ngaphakathi nokuhljkinyrzwa lokhu kuthiwa bayahluku. Elis isimilo
@MKBSpambo
@MKBSpambo 28 күн бұрын
Nani nixhaphaza abantu ngaphandle for no reason mos. Yenza kakuhle ST. Ndivela nje aba ababanjelwe into abangayazi.
@amandasikhakhane833
@amandasikhakhane833 29 күн бұрын
Welcome back bhutiza
@athipohlwana4689
@athipohlwana4689 29 күн бұрын
Welcome back brother Mandla Buthelezi
@soulnature970
@soulnature970 28 күн бұрын
loving ur videos Ankel Mandla❤❤❤
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 29 күн бұрын
Siyabonga My Buti ❤🙌
@makhonjwamakhonjwa4161
@makhonjwamakhonjwa4161 18 күн бұрын
❤B4 uhlez ukhulisana uhlaphi kodwa😢💯🙏🙏👑👑👑
@mandlagumede4947
@mandlagumede4947 29 күн бұрын
Good to hear from you bitso. Thanks for your time.
@mandisahlabisa7705
@mandisahlabisa7705 19 күн бұрын
Izinto owazenza oNdini... Am glad u experienced that ejele.
@KhuleShandu
@KhuleShandu 29 күн бұрын
Siyabonga bhut mandla❤
@ntombincaneaudrey1577
@ntombincaneaudrey1577 29 күн бұрын
Bhuti Mandla bewsukuph cz kning beskfunda kuwe niksiqwashisa nj, tnx kbuya
@AyandaNxumalo1
@AyandaNxumalo1 21 күн бұрын
LoBhuti uyayazi into akakhuluma ngayo🙌
@ndabenhledlomo6130
@ndabenhledlomo6130 29 күн бұрын
Dankooo Menzisto🤘
@khethahmzolo6026
@khethahmzolo6026 13 күн бұрын
Sibonga ulwazi osipha lona Mandla🙌
@Sadboi_Ghost
@Sadboi_Ghost 24 күн бұрын
Iyaxoxa lensizwa ❤
@sizwexaba6409
@sizwexaba6409 22 күн бұрын
Good story teller
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 29 күн бұрын
😮😮😮😮😮😮hayi shukuthi kunzima ngempela
@teachersikhumbuzomoyo5419
@teachersikhumbuzomoyo5419 29 күн бұрын
Nkawu nkawu zooooo yoh
@thulanisanele7410
@thulanisanele7410 28 күн бұрын
Yeeeeeerrrr bamnyuka ubraa smindlos u can still fill his anger
@mthobisimadondo6829
@mthobisimadondo6829 26 күн бұрын
Kodwa nawo asuke enza exactly like you guys ningakaboshwa niyahlukumezana langaphandle Uma ningakaboshwa
@AfikaJobela
@AfikaJobela 15 күн бұрын
I am in Capetown bra wamna i blv everything oyshoyo yiyo bra wam
@sandilepatrick1243
@sandilepatrick1243 29 күн бұрын
Big up
@sihlemasondo2898
@sihlemasondo2898 29 күн бұрын
Shenge✊✊
@vincentsimane8152
@vincentsimane8152 12 күн бұрын
Sure Ta Mindlo!
@user-un5ew1jf9w
@user-un5ew1jf9w 29 күн бұрын
Oh wade wabuya bhuda syabonga
@ernest9605
@ernest9605 15 күн бұрын
Painful my brother something need to be done
@ZizoMhlakaza
@ZizoMhlakaza 29 күн бұрын
Ndiyakuva kakuhle bhuti but kaloku kukho iziboshwa ezikwaziýo ubulala umntu zimqoba-qobe amalungu omzimba...so I think lo ESt sube isonyanya izinto ezinjalo iveske inibophe ngebhanti eliy....I'm your fan from Cape town....but anditsho ukuba it's a good thing
@luckyngaleka6166
@luckyngaleka6166 29 күн бұрын
Hauw bafo! Asizakwazi siyabonga. Sicela no Sakhile njalo
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 29 күн бұрын
Awu kade unyamalele
@philanichina5330
@philanichina5330 29 күн бұрын
Udubazane ngyamazi uhlala empangeni engwelezane loyababa ave enomoya omuhle uyahlonipha lapho akayena nomuntu okhonze ukukhuluma enjalo kwakufanele ekhale
@simonsebiloane3036
@simonsebiloane3036 29 күн бұрын
Thank you Mandla Mfwethu much appreciated leadership hope as south Africans we learn and teach others. Prison it's last if not a place for humans.
@BongisiphoMagudulela-kl1jk
@BongisiphoMagudulela-kl1jk 18 күн бұрын
Noma ngabe wabulala umuntu kodwa ukuboshwa kuba yisigwebo lokhu okwenziwa EST kuwrong
@nathimtshali4342
@nathimtshali4342 27 күн бұрын
Ngyabonga ngokuxwayisa ngeJele kodwa okubhlungu ngani weBhuti namuhla niyakhaya kodwa nani nanishiye kukhalwa emakhaya mhla nenza ubugebengu, naniDlwengula, nibulala, nihlukumeza nashiye abant bengenamsebenzi, iyngane zingenabazali abanye balahlekelwa ububona kodwa nikhalela ukushaywa nje lokhu Mxm yibani ngamaDoda nimele ubunzima. Awuzwe nje uthi 'nanishaywa niziboshwa uze ucabange ukugwaza isboshwa ngaksasa' usacabanga bona ubunja nje😂😂 isboshwa lesi sisalwa impi yaseJele
@teachersikhumbuzomoyo5419
@teachersikhumbuzomoyo5419 29 күн бұрын
Kzn is violent by background including prison waderners...Yoh cabanga I am working around qalakabusha these months
@leonardsoto3104
@leonardsoto3104 29 күн бұрын
Let's not forget to like
@thandomzolo7649
@thandomzolo7649 27 күн бұрын
😇😇😇
@ShubayaMagazi-ym2km
@ShubayaMagazi-ym2km 15 күн бұрын
Phela usuke uboshiwe nje vele kumele kube njalo ungafike ubulale abantu abazizamelayo bese ufuna ukuhlala buthebelele wena ejele no
@SkhumbuzoMbhele-kr4oq
@SkhumbuzoMbhele-kr4oq 24 күн бұрын
Syabonga ngesifundo sicela ubuye nezinye
@ntombifuthimthabela5670
@ntombifuthimthabela5670 29 күн бұрын
Eyi kunzima ejele bakwethu,kuzwakala ngisho uxoxa
@LaComoLifestyleEstate
@LaComoLifestyleEstate 29 күн бұрын
Yhaa it's really painful, I think our government fanele angenelele cz umntu xa elibanjwa use ngu mntu
@holisizwemkhize7156
@holisizwemkhize7156 29 күн бұрын
Besikukhumbule bhuti Mandla
@saragora3331
@saragora3331 29 күн бұрын
Angikaze ngizwe kukhulunywa ngeziboshwa zabelungu namandiya, ukuthi bona ba sevayva kanjani ejele uma kunzima kanje.
@lwandlezondi9658
@lwandlezondi9658 24 күн бұрын
I really enjoyed this one,please tell us more about suffering of prisoners ,hayi i number and the other lies.
@AsimthandeMazibuko
@AsimthandeMazibuko 29 күн бұрын
Kuqala
@oupatshabalala6060
@oupatshabalala6060 26 күн бұрын
yoh onezindlebe uzwile bhutiza kunzima shym ejele bt abafwethu abezwa still basabamba inkunzi babulala abantu bengenze lutho
@simphiwezwane-g5g
@simphiwezwane-g5g 20 күн бұрын
Hola mindlos, fundisa umphakathi
@amanda7635
@amanda7635 8 күн бұрын
I'm not sure of the level of brutality but I think at some point iziboshwa kufanele babekhona abantu that they are really scared of.
@anelenxumalo6090
@anelenxumalo6090 27 күн бұрын
Ay kona enza kahle Amaphoyisa akumele phela e Jele uhlale engathi ukwi Honeymoon👽👽👽👽👽👽👽
@osiniqt3957
@osiniqt3957 29 күн бұрын
Leyokuba nqukunu ungena ngayo first day ejele…ungena ngesudi yesele ejele
@ThabangMhlambi-mi6ly
@ThabangMhlambi-mi6ly 22 күн бұрын
Bangihlupha kakhulu e suncity prison
@user-wd7us2ng8t
@user-wd7us2ng8t 23 күн бұрын
Shuthi yiyo le engena emahostela sike saphila kabuhlungu thina emahostela basfikela ngo2 ebusuku silele
@khethanijamesximba5248
@khethanijamesximba5248 28 күн бұрын
uma nibulala abantu nina kubanjani emindenin yabo?
@user-we6gq8vi9x
@user-we6gq8vi9x 28 күн бұрын
Kodwa isihluku sezigebengu 😢bangena emakhaya wethu babulale ba rape ....kodwa bafuna ukuzwela,thats unfair
@ndlovusa
@ndlovusa 19 күн бұрын
Thina sazi ukuthi emajele aseMzansie kumnandi nidla two meals lana ngaphandle abantu belala bengadlile. Amajele anzima yiya eZim angeke uphinde wenze ubugebengu. Imnandi lento oyixoxayo kumele sidonse kanzima ukuze abantu besabe ukwenza ubugebengu. Uma kuqhathaniswa kwiSADC kungcono eMzansie
@tsutsunana
@tsutsunana 17 күн бұрын
Hhaaayyybboooo
@Jama_Kasi_Jadu
@Jama_Kasi_Jadu 21 күн бұрын
Kodwa Nisuke Nivuma Enikutshalile Uma Nishawa Os'gaxa Mabhande Bangaphakathi. Nani Nike Nize Kunjani Ukusukela Abantu Ngaphandle Benganenzanga Lutho. Kuyisifundo Nakunina Ukuthi Abantu Abahlukunyezwa Ongenakho Uyakusebenzela 🤞🏽
@ZakheleXulu-zu3zy
@ZakheleXulu-zu3zy 29 күн бұрын
Yazi isikhathi esiningi akekho umuntu osuke umhlukumezile some of us sidla izimonto zemali leyomali isuke ensured abanye abantu kusuke kungama self defense kodwa uboshwe😢
@user-pw9be2sz3m
@user-pw9be2sz3m 21 күн бұрын
Ongazi ijeleakazi lutho isihogo uqobo futhi ejele akungeni umuntu oganhile kuphela Uma wehlelwe yishwa uyangena
@bongzmyeza5302
@bongzmyeza5302 19 күн бұрын
Abantu beNombolo mabeshaya abantu bakababa basuke benzeni?
@stanforddlamini25
@stanforddlamini25 29 күн бұрын
Emergency Support Team
@lindokhabazela8397
@lindokhabazela8397 29 күн бұрын
Ayboo iziboshwa azenzanga lutho ziboshelweni? Pho?....nishayelwa amacala enawenza Zinsizwa
@phumlanimncwango7686
@phumlanimncwango7686 24 күн бұрын
Baboshwe ngoba umthotho usho njalo. Awukho umthetho othi abashaye iziboshwa... Iziboshwa at the end of the day kumele zibuye zizoba i part yomphakathi, ukuzikhanda inhliziyo embi kusiza bani?
@AfikaJobela
@AfikaJobela 15 күн бұрын
Ngaske ikhe yenzeke apha kuwe udom wena its not that wonke umntu oboshiwe umoshile banye abenzanga lutho and noba umoshile uvalelwe mos so you are paying for your sins so wena sudakwa awazi nex
@nontobekomazibuko7594
@nontobekomazibuko7594 24 күн бұрын
Yaz angibasoli manje abanye benu ngendlela abanenzondo ngayo kubant besifazan isibindi abanaso bakwazi kufaka muntu wesifazane kustove sibomvu amshise ajike ahleke athi kwanuka kamnand inyama yokosa,
@tsutsunana
@tsutsunana 17 күн бұрын
That's violation of human rights
@Elliottwave620
@Elliottwave620 28 күн бұрын
Manje wena Smindlo uphendula uthini matekubuza lowesfazane ukuthy unuka kamnadini ?😁
@BongaShezi-vb2zw
@BongaShezi-vb2zw 29 күн бұрын
Aphi amalikes?
@lwazixaba931
@lwazixaba931 29 күн бұрын
Manje kuyathawuzwa phambi kwe female warden?
@siyampengesi8193
@siyampengesi8193 28 күн бұрын
Nihlukumeza ezinye iziboshwa ezingashayi mthetho zingenze lutho but you complain when EST does the same to you😅
@DuduThuli
@DuduThuli 28 күн бұрын
Ezinye zezinto ezenza labantu babuye banobulwane obungaphezulu kulekangena angiyo eboshwa abalungisa labantu bakha inzondo mayebona umuntu wesifazane ngaphandle ukhumbula loyana owamhlukumeza ngaphakathi engenzanga lutho 🤞🤞🤞kumele isukumelwe lento
@kamaveetv
@kamaveetv 29 күн бұрын
Ukhuluma ubala Mindlos sekubuyiselwe unqonqoshe oyibhunu lomholi we VF plus uthi reintroduce isigwebo sentambo kodwake into engibukayo indawo yokugwenywa leyana ngoba zivele zife ngamvunye oboshwe ngebhadi noboshwe kufanele ngoba kukhona abantu ekumele bakujezele abakwenzile noma kungemnandi nje😢😢
@Mlindo1n0nly
@Mlindo1n0nly 29 күн бұрын
Ei weBafo 😢
@user-gp2gf6be8y
@user-gp2gf6be8y 29 күн бұрын
Finally we at 80k subscribers let’s push to 100k please 🎉
@NtokozoNdlovu-dz6dw
@NtokozoNdlovu-dz6dw 22 күн бұрын
I want to share my story
@PhiwayinkosiKhanyile
@PhiwayinkosiKhanyile 29 күн бұрын
Iyasilekelela kakhulu le Podcast
@KilebogileKgosimang
@KilebogileKgosimang 13 күн бұрын
Ayi bo kungani nifuna ukuvikelwa ekubeni nina ningazange nisivikele singabantu besifazane anozivikela nani angithi ningabhoklolo nina anginababa namhlanje nina nifuna ukuphathwa kahle thina ngaphandle silambile ubaba obekade esondla ubulewe niphume nifundile thina sayeka ngoba singasenayo imali ake kube neqiniso bakwethu
@tsikimajoro8726
@tsikimajoro8726 29 күн бұрын
What is " ukubambhatha" ?
@sifisozondo3121
@sifisozondo3121 29 күн бұрын
Cover up
Usizi kudutshulwa uSkhumbuzo|| Izinkabi chronicles
41:04
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 15 М.
Usizi nokuhlupheka uma ufika eJele.
11:21
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 15 М.
Gym belt !! 😂😂  @kauermtt
00:10
Tibo InShape
Рет қаралды 17 МЛН
Looks realistic #tiktok
00:22
Анастасия Тарасова
Рет қаралды 106 МЛН
Stay on your way 🛤️✨
00:34
A4
Рет қаралды 22 МЛН
Ukuphupha udla amakinati | @pastorweningi
5:43
Nufliq
Рет қаралды 97
IKOROBELA SHOW EP21"NGA THWALA NGO MNGANI WAM OHLAKANIPHILE"
28:13
INOMBOLO VS POLICE
15:29
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 25 М.
MY FIRST DAY IN PRISON
21:34
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 63 М.
Usizi luka Mame wase Kranskop
25:35
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 36 М.
Usizi Umfanyana eJoyina Inombolo|| $26 Gang
26:33
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 26 М.
Izinkabi chronicles|| Ukubanjwa kwemoto yemali|| Episode 20
22:06
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 34 М.
Iziboshwa zibaqedile abafazi eJele
25:11
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 33 М.
Gym belt !! 😂😂  @kauermtt
00:10
Tibo InShape
Рет қаралды 17 МЛН