Amaphupho S2 Ep14| Ukuphupha Inyama | Ukuphupha Umshado| Ukuphupha umbila | Ukuphupha ukhamba

  Рет қаралды 42,587

Nufliq

Nufliq

Күн бұрын

Пікірлер: 99
@nokwandasokhela1112
@nokwandasokhela1112 2 жыл бұрын
Amen baba ngicela ungichazele ngiphuphe sihlukanisa imnyama yangaphakathi emnyama ibikhona nemhlophe amathumbu
@lorrainesindane4079
@lorrainesindane4079 3 жыл бұрын
Ave uwachaza kamnandi amaphupho. Siyabonga kakhulu. Inkosi ikubusise kakhulu🙏
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
Thanks Lorraine INKOSI ikubusise
@Letty319
@Letty319 3 ай бұрын
Siyabonga Baba mina bengicela ukubuza ngiphuphe izinyawo zenkomo noma ngithi amanqina wenkomo inyawo elinye belinoboya elinye lingenaboya ngicela incazelo
@zandileshangase8405
@zandileshangase8405 5 ай бұрын
Baba ngibengelele, ngiphuphe inyama ewu curry iphekiwe eningi. Ekhaya kithi igcwele usinki ekhishini kodwa iphekiwe ibukeka iyisitshulu esimnandi. Ngingathokoza ukuchazeleka.
@PrinceMadlopha
@PrinceMadlopha 11 ай бұрын
Baba kusho ukuthi ukuphupha kunomsebenzi weNkomo kumuzi Waka Mamkhulu wakho. Uziphuphe udla idombolo nenyama .
@titimavuso3722
@titimavuso3722 3 жыл бұрын
Amen mkhulu ngiphuphe ngisekhaya ngigeza amabhodwe amakhulu esizulu ngi
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
1. UKUPHUPHA AMABHODWE a. Uma uphupha usebenzisa amabhodwe; wuphawu oluvame ukuchaza ukuthi uzothola izindaba ezinhle ezivela kude. b. Futhi uma uphupha ubona noma ugeza ibhodwe noma amabhodwe asesimweni esihle; wuphawu olusho ukuthi uzoba nempilo entofontofo, futhi egcwele injabulo uphinde ume kahle ngakwezizimali
@NompucukoMenzile-t6i
@NompucukoMenzile-t6i Ай бұрын
Sawubona baba ngisacela ukubuza ngabe kuchaza ukuthi lokhu ngiphuphe ngisekhaya kuphakwa inyama yenkomo mara gcine ngasayidlanga ngigcine isaphakwa
@ethelshandu4138
@ethelshandu4138 2 жыл бұрын
Amen baba ngiphuphe ngibhala ilist kwaqhamuka moNgameli wami nganika indodakazi yakhe wahamba nayo ingathi beneyothenga
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha wenza noma ubhala uhlu;* wuphawu oluhle olukhombisa ukuthi uzosebenza kanzima ezinsukwini ezizayo futhi uzokwazi ukuzakhela isikhathi sakho nesezinhlelo zakho empilweni. *Uma uphupha ubona uMengameli;* wuphawu oluhle kakhulu oluvame ukubika ukuba namava obuholi, ukuna negunya namandla, ukuzethemba okukhulu, nezinguquko ezinhle futhi ezibalulekile ezizayo.
@khanyisagumede6432
@khanyisagumede6432 4 ай бұрын
Asibonge
@zibuyilemsomi-gm5db
@zibuyilemsomi-gm5db Жыл бұрын
Ngicela ukubuza ukuphapha ufaka iring yegolide
@JoanahMnisi-kc6no
@JoanahMnisi-kc6no 4 ай бұрын
Ngiphupha ngidla umbila ngisacela incazelo
@uniquelungie2225
@uniquelungie2225 2 жыл бұрын
Amen Pastor ngicela ukubuza ukuth kusho ukuthini ukuphupha inyama ebovu ne worse eningi eyosiwe ngize ngadla khona ephusheni. Ngiyabonga🙏
@uniquelungie2225
@uniquelungie2225 2 жыл бұрын
Sengiphendulekile ngiyabonga🙏
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
Thanks Stay blessed
@LeratoMoroeng
@LeratoMoroeng 2 жыл бұрын
What did it mean?
@uniquelungie2225
@uniquelungie2225 2 жыл бұрын
@@LeratoMoroeng khona ozohamba emhlabeni. Ngomhlaka 9 August kade singcwaba ucousin wami. Leliphupho ngaliphupha ngo July
@uniquelungie2225
@uniquelungie2225 2 жыл бұрын
@@LeratoMoroeng kusho ukuth kukhona ozohamba emhlabeni osondelene nawe.
@Matatazela80000
@Matatazela80000 Жыл бұрын
Ngithi angbingelele. Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha ekhaya kubaswe amabhodwe amakhulu ngthi kunomcimbi. Khona lapho ngthathe inyama esibilisiwe ngayqba ngayidla. Ngabonana nanosisi wami okunento esasxabanisile, but sangabingelelana
@tefotwala9680
@tefotwala9680 2 жыл бұрын
Siyabonga mkhulu
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
thanks to you as well, be blessed.
@MikeShezi-cq3pu
@MikeShezi-cq3pu Жыл бұрын
Sawubona minimum, kusho ukuthini ukuphupha usidla inyama uhleli namanye amadoda ngathi kunomsebenzi uve ivumba kulenyama uphawule noba inempethu
@nonkonzommakgotso2867
@nonkonzommakgotso2867 2 жыл бұрын
Ngicela ukubuza kusho ukuthini Uma uphupha udla isibindi senkomo esishisiwe.
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uuphupha udla isibindi senkomo esosiwe;* wuphawu olusho ukuthi kungenzeka ukuthi uthanda umuntu okuzokuba nzima ukumthola. *Uma uuphupha udla isibindi senkomo esosiwe;* wuphawu olungabuye lubike ukuthi kuzomele usebenze kanzima noma ngokuzikhandla futhi ubekezele ukuze uzuze lokho okufunayo empilweni. Uma uuphupha udla isibindi senkomo esosiwe;* wuphawu olubi olungasho ukudliswa ngephupho.
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 жыл бұрын
Amen pastor
@sebenzilezondi2
@sebenzilezondi2 2 жыл бұрын
Syabonga kakhulu pasta inkosi ikwandisele u Sebe Zondi eMpendle
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
kubonga mina MaZondi, ngijabulkile ukukhuluma nawe. makukhanye, kube kuhle, njalo
@nokuthulahlengisa2802
@nokuthulahlengisa2802 2 жыл бұрын
Kusho ukuthini ukuphupha ulotsholwa noma omunye umuntu alotsholwa
@thandekashongwe840
@thandekashongwe840 2 жыл бұрын
Sawubona pastor ngicela kubuza kucazani kuphupha uwasha mabhodwe
@bulelwazibonile2582
@bulelwazibonile2582 3 жыл бұрын
Amen pastor ndicela ukubuza ngiphupha ngiboshiwe ngamapholisa liyangihlupha leliphupho ingabe licaza ukuthini baba
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
(3) UKUPHUPHA UBOSHIWE (a) Uma uphupha uboshiwe wuphawu olubi olusho ukugadlwa kabi ngemithi ezofadalalisa ikusasa nokuthi ungabi nenqubekela phambili Futhi ubambezeleke. Kunabantu abangakufiseli okuhle. (b) Uma uphupha ukuthi uboshiwe kuvamile Futhi kube wuphawu olubikezela ukuthi ngelinye ilanga uzophumelela noma uthole udumo ngenxa yokusebenza ngokuzikhandla. (c) Uma uphupha uboshiwe wuphawu olubi olungasho ukuthi uma unezigwegwe/izikweletu/amaphutha ungazithola usungene-shi enkingeni kungekudala INKOSI ithel’umusa
@LindekaMbasane
@LindekaMbasane 10 ай бұрын
Ndiyacela mkhulu undichazelendiphuphe ndiyipheka inyama ebomvu . Khange ndiyitye
@leratolovesiba7961
@leratolovesiba7961 Жыл бұрын
Ukuphupha in Yama yangaphakathi ehlaza
@ntombikayisexulu3181
@ntombikayisexulu3181 3 жыл бұрын
Sawbona Pastor. Ngidla amagobongo, ngithe ngithinta elamanono ngaphupha kanje. Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ini ukuphupha ukubo kwamuntu ozwana naye bekunika inyama yesfuba imhlophe inoboya kuxokozelwa nje kunabantu abaningi. Kwase kwathi ubhuti lo engibambisene naye wakhipha izimemo zokuthi uMabo wethu nokuvulwa kwendlu.
@FundiswaChristina
@FundiswaChristina 5 ай бұрын
Thokoza ndiphuphe ndise butcher nomfazi wam sikhetha inyama ebomvu yehagu
@zamamaphumulozama569
@zamamaphumulozama569 2 жыл бұрын
Thokoza mkhulu kusho ukthini ukphupha umuntu ongasekho wakini osa umbila uphinde uphuphe okungeyena wakini naye osa umbila emnyango angangeni endlini
@nothandogumede9100
@nothandogumede9100 11 ай бұрын
Uma uphpha abantu benza ucansi embhedeni wakho kusuke kuchaza ukuthini?
@NufliqOnline
@NufliqOnline 11 ай бұрын
1. *Uma uphupha ucansi;* wuphawu olubi uma lwenziwa abanye; lusho ukuvakashelwa utikoloshe ngenxa yizigadlo zabathakathi. 2. *Uma uphupha ucansi;* wuphawu olubi uma lwenziwa abanye; lusho ukugadlwa ngomoya omubi wesichitho. 3. *Uma uphupha ucansi;* wuphawu oluhle kwesinye isikhathi uma lwenziwa abanye; lusho ukuthi uNkulunkulu uzokubusisa ngabantwana abalungile, futhi abazokwenza ukulunga. 4. Futhi *Uma uphupha ucansi;* wuphawu olubi uma lwenziwa abanye; lusho ukuthi kungenzeka ulele kabi noma kudala walugcina ucansi.
@dellydoncabe562
@dellydoncabe562 3 жыл бұрын
Cela ukubuza kusho ukuthi ukuphupha udla inyama yengulube ethosiwe
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
1. *Uma uphupha udla inyama yengulube ethosiwe;* wuphawu olungeluhle futhi olukuxwayisa ngokuthi uqaphele ngoba kukhona izinkinga ongase ubhekane nazo maduze. 2. Kepha *uphupha udla inyama yengulube ingenawo amafutha;* wuphawu oluhle olusho ukuthi uphile kahle futhi ungumqemane akukho ukugula noma izinkinga zezempilo ezizokuhlupha esikhathini esizayo. 3. *Uma uphupha inyama yengulube ethosiwe;* wuphawu oluhle nolusho intshisekelo yakho yokwenza into ezokuzijabulisa. 4. Futhi *uma uphupha udla inyama yengulube;* wuphawu olungasho ukuthi usesikhathini lapho khona uzizwa sengathi izinto zihamba kahle futhi nempilo yakho isesimeni esikahle.
@SinothileVilakazi
@SinothileVilakazi 4 ай бұрын
Ngiphuphe kosiwe inyama .ngabizwe is isivuthiwa mangifka sbyidlile sebeyayiqeda.Ngacasuka ngayiduba ngayisakaza ewindini eyodwa yawela komunye wabo watothatha wayodĺbekuyinyma bovu
@Mr_Clive
@Mr_Clive 2 жыл бұрын
Mina ngphuphe ngidla inyama yembuzi
@wandilebuthelezi2868
@wandilebuthelezi2868 2 жыл бұрын
Thokoza mkhulu cela ukubuza uma uphupha udla inyama eyosiwe uhlezi wedwa emcimbini koda ayi wakini ngabe kuchazani?
@phethenimiya4469
@phethenimiya4469 2 жыл бұрын
Pastor Weningi ngicela ukwazi leli phupho ukuphupha sengathi kumbiwe as if kuzokwakhiwa umuzi kodwa uyabona kunempi enkulu nje ibanjelwe phezu kwalomhlabathi kunga 2 by 2 ,,,emvakwalokho uphuphe inyama eseyiphekiwe uyidla
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
1. *Uma uphupha kumbiwe sengathi kuzokwakhiwa umuzu noma ubona kwakhiwa umuzi futhi uphothulwe;* wuphawu olungabika ukuthi kungase kushone isihlobo noma umuntu omaziyo maduze. Futhi *Uma uphupha ubona inyama evuthiwe noma eluhlaza;* wuphawu oluvame ukubika isimo esibi esizayo, noma ukugula noma isifo esingase sehle maduze. 2. Kepha *uma uphupha upheka noma udla inyama yenkukhu;* wuphawu oluhle olubika isibusiso nenhlanhla ezokulandela maduze. *Uma uphupha inyama embi futhi inganambitheki;* wuphawu olungasho ukudliswa ngephupho abathakathi. 3. *uma uphupha ubona abantu belwa;* wuphawu olungasho kufanele ulalele ukuze uzokuba nokuthula empilweni futhi kungaba isexwayiso sokuthi kumele uhlale uzigwema izingxabano ukuze uphephe.
@sibonweyinkosimlalazi9884
@sibonweyinkosimlalazi9884 2 жыл бұрын
Kutshoni ukuphupha uhlanza impethu ma uqeda kuhlanza kuphume ezinye embaleni sangathi lithumba then lakhameka laphuma impethu zigeleza zingena emgodini
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha uphalaza izimpethu futhi ziphuma nangeziqu zomzimba;* wuphawu olungabika isichitho noma isichitho esisuke sesiphuma kuwena. *Uma uphupha uphalaza izimpethu futhi ziphuma nangeziqu zomzimba;* wuphawu olungachaza ukukhululwa nokukhululeka ezimeni ezimbi okungaba izigadlo zabathakathi noma isichitho ebesingaphakathi ufakwe sona abantu ababi. *Uma ephupha uphalaza izimpethu futhi ziphuma nangeziqu zomzimba;* wuphawu olungabika ukuthi uzokwazi ukuziqhelelanisa nabangani ababi noma abantu ababi futhi abebenomthelela omubi empilweni yakho. *Uma ephupha uphalaza izimpethu futhi ziphuma nangeziqu zomzimba;* wuphawu olungabika ukuthi abangani ababi noma abantu ababi futhi abebenomthelela omubi empilweni yakho bazogcine bephumile empilweni yakho.
@sibonweyinkosimlalazi9884
@sibonweyinkosimlalazi9884 2 жыл бұрын
Ngiyabonga ukuchazelwa leli phupho ngoba sengiphinde kathathu namhlanjje lakho ngiphuphe ngihlanza kodwa ngacina sengidonsa amahlanzo ngezandla ngiwalahlela phansi
@nonkazimulokhuzwayo137
@nonkazimulokhuzwayo137 3 жыл бұрын
Kusho ukuthini ukuphupha ugqoke isdwaba okanye ugiya iphethe umese
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
1. UKUPHUPHA UGIYA a. Uma uphupha ugiya/ugida/usina; wuphawu oluhle oluvame ukusho ukuthi izinto zikuhambela kahle noma zizokuhambela kahle kungekudala.
@nomfundocele2220
@nomfundocele2220 3 жыл бұрын
Sawbona Mkhulu kusho ukuthini ukuphupha inhlwathi ihamba nenyoka emhlopho enkhulu
@sibongilesihobela5862
@sibongilesihobela5862 3 жыл бұрын
Xa uphupha uhlamba amathumbu
@silindokuhlembatha4349
@silindokuhlembatha4349 3 жыл бұрын
Ngiphuphe ngidla inyama ephekiwe kanye nobhuti nobaba kusho ukuthini
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
(1) UKUPHUPHA UDLA INYAMA (a) Uma uphupha udla inyama kuvame ukuba wuphawu olubi - olusho ukudliswa ngephupho. kunomuntu okugadla ngesimo sedliso ulele.
@pmambongwe8640
@pmambongwe8640 3 жыл бұрын
@@NufliqOnline isifo?
@simthembilesicoto6564
@simthembilesicoto6564 3 жыл бұрын
Ndicela kubuza ukuphupha imifuno ephuma phansi nemithwane sele ikhiwe kodwa ingaphekiwe
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
Uma uphupha imifino kusho ukuthi uzoba nenhlanhla
@eleanorbaloyi1587
@eleanorbaloyi1587 3 жыл бұрын
Sabina pasta ngiphupha umuntu wesifazana ekhiphela impahla zakhe phandle
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
Kunzima ukuchaza ngoba angazi ukuthi uzikhiphela ngaphandle ukuphi - ngabe Uzikhipha lapho egane khona noma kubo noma lapho akipite khona? futhi bekunengxabano noma cha? yena uthukuthele noma uyakhala noma uyajabula uma ekhipha lezimpahla? Please Go Deeper child of God
@eleanorbaloyi1587
@eleanorbaloyi1587 3 жыл бұрын
Kuphupha ngihamba phezulu kwamanzi aqume etapini
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
kungasho ukunganaki izinto ezibalulekile
@eleanorbaloyi1587
@eleanorbaloyi1587 3 жыл бұрын
Ngiyabonga Pasta
@aneleradebe5516
@aneleradebe5516 3 жыл бұрын
Kusho ukuthini ukuphupha amakhekhe abhakiwe uwadla
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
UKUPHUPHA AMAKHEKHE 1. Uma uphupha amakhekhe abhakiwe; wuphawu oluhle oluchaza ukuthi kukhona okuhle okuzokwenzeka kuwena maduze. 2. Uma uphupha amakhekhe abhakiwe; wuphawu olungachaza ukuthi kumele wenze ukhamba noma umsebenzi noma itiye labadala futhi kuveza ukuthi abaphansi balambile. 3. Uma uphupha udla ikhekhe noma amakhekhe; wuphawu oluhle olubika ukuthi uzoba nenjabulo empilweni yakho kungekudala. 4. Uma uphupha amakhekhe ano-khilimu; kufakaphakathi ikhekhe losuku lokuzalwa; wuphawu oluhle olubika inhlanhla ezokwehlela kungekudala. futhi angabika nesiphiwo sikamoya.
@aneleradebe5516
@aneleradebe5516 3 жыл бұрын
@@NufliqOnline ngyabonga kakhulu
@sifisombonani7511
@sifisombonani7511 3 жыл бұрын
baba ngiphuphe ngithenga amaqanda nobisi
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
(1) UKUPHUPHA UTHENGA UBISI (a) Uma uphupha uthenga ubisi olu-fresh -kuvame ukuba wuphawu olubi. Kungasho imizwa yokudangala nokudikibala (b) Futhi kungahle kukhombise isifiso sakho sokuhlangana nabangane bakho bakudala noma umuntu wawusondlelene naye, ukuze nikwazi ukukhuluma ngezinsuku zakudala. UKUPHUPHA UTHENGA AMAQANDA (a) Uma uphupha uthenga noma uthengisa amaqanda, wuphawu oluhle kakhulu. Kusho ukuthi ungase uchume noma uphumelele kwezothando, kwezohwebo noma kumathuba angenza isimo sempilo sibe ngcono. SUMMARY iphupho lakho lisho isikhathi esibi obhekene naso noma obhekene naso esizolandelwa isikhathi esihle sempumelelo nenjabulo INKOSI Ithel'umusa
@gloriapoto7177
@gloriapoto7177 3 жыл бұрын
Ukuphupha iring ecwebezelayo uyigqokile kuthwa ushadile kodwa ubungaz na lomntu oshade naye ube ugcoke le ring kodwa iroko lomshado ungaliboni lunge kho lona kushon lokho baba 👋👋
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
@@gloriapoto7177 (1) UKUPHUPHA USHADA NOMUNTU ONGAMAZI (a) Uma uphupha ushada nomuntu ongamazi wuphawu olubi olusho amashwa. Kungenzeka ukuthi uzothatha isinqumo esikhulu maduzane ngaphandle kokusicabangisisa (b) Uma uphupha ushada nomuntu ongamazi wuphawu olubi olukuxwayisa ngokuthi umuntu obucabanga ukuthi ungumngani wakho kungenzeka ukuthi usebenza ngokumelene nawe noma akayena lomuntu ocabanga ukuthi unguye (c) Uma uphupha ushada ungowesifazane oseshadile, akulona uphawu oluhle, futhi lingakhombisa ezinye izinto ezimbi ezizokwenzeka kuwe ngokuzayo. (d) Uma uphupha ushada nomuntu ongamazi wuphawu olubi, kungasho ukuthi ushadiswa nesilwane . INKOSI ikulonde
@titimavuso3722
@titimavuso3722 3 жыл бұрын
Ngicela ubuza ngiphipha imbuzi emhlophe
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
Uma uphupha ubona imbuzi imhlophe wuphawu oluhle kakhulu olusho ukuthi uzoba nenhlanhla.
@mbalinxumalo2323
@mbalinxumalo2323 2 жыл бұрын
kusho ukuthini mangiphupha ngishada kodwa angikagqoki ingubo yomshado and then sometimes ngiphupha kushada umngani wakudala bengifunda naye futhi naye akagqokanga ingubo emhlophe uzigqokele ingubo nje enhle
@losthuphadlamini4541
@losthuphadlamini4541 3 жыл бұрын
Amen, umshado wesintu ke wona?
@empressienna
@empressienna 3 жыл бұрын
Amen, ngecela ukubuza uma uphupha ubona umuntu engingamazi ohla usu kuchazani?
@syamthandadlamini1991
@syamthandadlamini1991 2 жыл бұрын
Kuphupha ushada kushon bt ugcine ngokubhatha ingubo emhlobe
@empressienna
@empressienna 2 жыл бұрын
@@syamthandadlamini1991 ngi-lost
@phumlaninkosi3597
@phumlaninkosi3597 3 жыл бұрын
Thokoza, uma uphupha umngani wakho osondelene naye ethola umsebenzi kusho ukuthini?
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
1. UKUPHUPHA UMSEBENZI a. Uma uphupha umuntu ethola umsebenzi; wuphawu oluhle olungasho ukuthi inhlanhla yalowo muntu isiseduzane noma izinto zakhe sezizovuleka futhi kungasho inhlanhla ezokumbatha wena uqobo noma izinto zakho zizovuleka.
@jabulindelwa9601
@jabulindelwa9601 2 жыл бұрын
Can you please help me , ngiphuphe ngihamba nge moto with my x hubby, after that i saw my self wearing imvunulo yabantwana abancane emthimbeni, dont know what it means....
@malizokhumalo2472
@malizokhumalo2472 3 жыл бұрын
Amen Pastor ngicela ukubuza kuchaza ukuthin ukuphupha ugiya.. kuleli elinye ukuphupha usis engangthandana Naye engath ugainile emzimben but uyagijima (jogging) emgwaqeni akanginakile?
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
1. UKUPHUPHA UGIYA Uma uphupha ugiya/ugida/usina; wuphawu olusho isikhathi senjabulo onaso noma ongase uhlangabezane naso kungekudala. Umoya wakho weneme noma uzokwenama 2. UKUPHUPHA I-EX YAKHO a. Uma uphupha ubona i-ex ingakunaki; wuphawu olungasho ukuthi wena usafisa ukuthi nilungise izinto noma kusho ukuthi i-ex uqobo isafisa ukuthi nilungise izinto nobabili.
@malizokhumalo2472
@malizokhumalo2472 3 жыл бұрын
@@NufliqOnline ngyabonga mfundisi akwande🙏🏾
@preciousndlovu8390
@preciousndlovu8390 3 жыл бұрын
Sawubona. Kusho ukuthini ukuphupha ugogo ethi ulambile ngimphakele. She passed on 2 months ago. All rituals were made by uncles n family. She had cancer.
@siphokazisibahledlamini7937
@siphokazisibahledlamini7937 2 жыл бұрын
Ucela nimenzele itiye
@lifeofmisspearl5055
@lifeofmisspearl5055 2 жыл бұрын
Thokoza, kuchaza ukuthini ukuphupha udla inyama eluhlaza? Ngaze ngakhathazeka
@lindokuhlenkosi6199
@lindokuhlenkosi6199 2 жыл бұрын
Sawubona ngiyati asatani mara ngicela ungisite nginemaphupho lengicabanga kutsi mabi manje ngidzinga ma explanation kushoni kuphupha usemfuleni lohambako mara wena ungaphandle ubambelele utulu edzakeni intombi yami ingiphosela sikibha sami siwele phakatsi sihambe nemfula??
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha ulahlekelwa izingubo zokugqoka noma zimuka nomfula;* wuphawu olungashoukuthi uzolahlekelwa futhi uzobhekana nokudumala kwezothando, emkhakheni wakho noma empilweni yakho. Umklamo, ibhizinisi, umsebenzi noma ubudlelwane bungase bufekele noma bungahambe ngendlela olindele ngayo.
@angelakekana8014
@angelakekana8014 3 жыл бұрын
Thokoza, what does it mean to keep having reoccurring dreams of mentrual blood stains on clothes, sheets etc?
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
(1) UKUPHUPHA IGAZI LOKUYA ESIKHATHI (a) Uma uphupha ubona izingubo zokulala ezinamabala egazi lokuya esikhathini wuphawu olukuxwayisa ngokuthi kumele uqaphela abangane abangabakhohlisi. (b) Uma ungowesifazane okhulelwe uphupha usesikhathi wuphawu olusho ukuthi uzobeletha kalula noma isisu sizochitheka. (c) Uma uphupha ubona amabala egazi lomunye umuntu ezingutsheni/ezimpahleni zakho, kungaba wuphawu olukuxwayisa ngokuthi akufanele ubethembe abantu abazama ukuzisondeza kuwe. (d) Uma uphupha ubona igazi lakho lishiya amabala ezingutsheni zabanye abantu, wuphawu olusho ukuthi akufanele uthembe abantu ngezimfihlo. (e) Uma uphupha amabala egazi lokuya esikhathini embhedeni, lolu kungaba wuphawu lokuthi imicabango yakho yezocansi izogcwaliseka/izofezeka. (f) Uma uphupha ubona igazi kwi-pad noma ezimpahleni wuphawu olubi - olusho ukukhohliswa abantu abakufisela okubi. INKOSI ithel’umusa
@rorisangmaimane2660
@rorisangmaimane2660 3 жыл бұрын
Sawubona pastor ngicela ukubuza ukuthi kucaza ini ukuphupha umuntu engamgcina ethandana neX yami engithumela iWhatsapp exolisa
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
1. UKUPHUPHA UMUNTU EXOLISA a. Uma uphupha noma imuphi umuntu exolisa kuwe kuvame ukuba wuphawu olusho ukuthi akazisoli ngesenzo sakhe.
@nkosinathiocean
@nkosinathiocean 3 жыл бұрын
Sawubona pastor Mina nginokuphupha lapho ngangi sebenza khona ngaphambilini kanti futhi ngise nalo uthando lokubuyela
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
(1) UKUPHUPHA NGOMSEBENZI WAKHO WAKUDALA (a) Uma uphupha ngendawo endala yokusebenza- wuphawu olukutshela ukuthi uyeke ukugxila kokwedlule. kungaba ngcono ukuba ugxilise umqondo namandla akho kolokhu obhekene nakho okwamanje. (b) Uma uphupha ngendawo endala yokusebenza - kusho inkumbulo nothando wowanalo ngomsebenzi wakho noma inkamani owasebenza kuyo. (c) Uma uphupha ngendawo endala yokusebenza kungaba wuphawu olubi -olusho ukuthi macane amathuba okuthi ungaphinde usebenze kule nkampani okwamanje. INKOSI ithel'umusa
@fearlessandery6495
@fearlessandery6495 3 жыл бұрын
Thokoza, Ngiphuphe kukhona isibaya ekhaya kukhona inhlobo nhlobo zezilwane ezifile phakathi kukhona ibhubesi Kanye nebhele ebekuzidla lezozilwane
@isabeldube5901
@isabeldube5901 2 жыл бұрын
Ngicela ukubuza kushoni ukuphuha kumele ushade kodwa ucine ubalekile ungasashadanga
@bantukidsdaycare
@bantukidsdaycare 3 жыл бұрын
Sawunona Ngiphuphe imbuzi ehlinziwe ngambathiswa Yona ngomunye umama/intombazane engakhulanga kangako, emvakwaloko ngaboniswa ukuthi ubhuti wenzeni ngawa ngavuka ngamthandazela ngithi iphume lento ekuye ngimshaya amehlo akhe ashintsha abamhlophe ngalwa nalento, ngabona abangani bakhe Kuchazani, it's the second time Ingabe kuchazani Thank you
@thandazileshabalala1212
@thandazileshabalala1212 3 жыл бұрын
Sawubona mkhulu Mina ngisanda kuphupha ngigqoke I uniform it shet neskit esimeroon ngicela ukubuza mkhulu kuchazani
😜 #aminkavitaminka #aminokka #аминкавитаминка
00:14
Аминка Витаминка
Рет қаралды 3 МЛН
Try Not To Laugh 😅 the Best of BoxtoxTv 👌
00:18
boxtoxtv
Рет қаралды 7 МЛН
Malema responds to Dali Mpofu leaving the EFF
10:23
SABC News
Рет қаралды 110 М.
BrOkEn - People Need People (Episode 03)
23:34
MDM Sketch Comedy
Рет қаралды 738 М.
Mpofu quits the EFF: Mzwandile Mbeje shares more
10:32
SABC News
Рет қаралды 19 М.
Ukuphupha Inyama ehlaza |  @pastorweningi
3:57
Nufliq
Рет қаралды 17 М.
Trump Wins: Making Sense of Election Night
29:53
New York Times Podcasts
Рет қаралды 705 М.
EMANZINI
22:31
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 93 М.
😜 #aminkavitaminka #aminokka #аминкавитаминка
00:14
Аминка Витаминка
Рет қаралды 3 МЛН