Amasiko Ayimpoqo Enzelwa Amawele

  Рет қаралды 6,194

Injula Lwazi

Injula Lwazi

2 жыл бұрын

Izingane ezingamawele yizingane ezingamakhosi, kubalulekile ukulandela yonke imigudu efanele uma usuzitholile

Пікірлер: 28
@MasekoConverse
@MasekoConverse Күн бұрын
Kuyancomeka impela ! Imfundiso yakho ngesiNtu sethu yinhle kakhulu.
@Sibongisenip2Inzukazikey-bw8ey
@Sibongisenip2Inzukazikey-bw8ey Ай бұрын
Yenzelwa kuphi imbeleko uma lingasekho ikomalume
@Sibongisenip2Inzukazikey-bw8ey
@Sibongisenip2Inzukazikey-bw8ey Ай бұрын
Uma amawele engahlukaniswanga laze lahamba elinye emhlabeni singaqhubeka yini nosiko lokubahlukanisa noma lokho kwenda kwelinye kusuke sekuwahlukanisile
@user-oi8mf9mf4l
@user-oi8mf9mf4l 26 күн бұрын
Ngicela ukubuza Uma elinye lendile ningahlukanisewe kwenziwa njani.
@THUSI545
@THUSI545 5 ай бұрын
❤❤
@christianosobzatwala7093
@christianosobzatwala7093 2 жыл бұрын
Awuh Mr njula lwazi ✋🖐️👍✌️asizibongele ngolwazi olujulile kanje
@murielmhlongo2721
@murielmhlongo2721 Жыл бұрын
Amawele enzelwa kuphi imbeleko kubo noma ekhabo nina yenziwa kanjani imbeleko yabo sicela usicacisela
@mndenizulu8732
@mndenizulu8732 2 жыл бұрын
Ngicela ukubuza umbuzo lana. Kuyenziwa yini konke lokhu enganeni ezalelwe ekhaya. Thina njengabo malume bayo siyakhona yini ukuwabika, siwabonge? Nantike elinye lenda ingakenziwa yonke lemicikilisho. Siyenza kanjani? Uma sediwabika noma siwabonga kufanele yini kube khona ozomela lo ongasekho? Uma umuntu ewatholele ekhaya ukuwabonga akusikho yini ukuphambanisa izinto. Phela unina wonile lapha ekhaya wamitha?
@isabelgiftnxumalo6781
@isabelgiftnxumalo6781 2 жыл бұрын
Mkhulu siyabonga i still have lot to learn i have 3 set of twin i still need your advice because im a single mother 👩my last born he is a single one not a twin
@royaltybeemambatha9394
@royaltybeemambatha9394 Жыл бұрын
Eish that is my story my sister just got 3 set and we dont know what needs to be done
@ThandiweBhungane-kh4mi
@ThandiweBhungane-kh4mi 10 ай бұрын
Ngicela ukubuza umuntu ophunyelwe isisu
@makhumalokhumalo9407
@makhumalokhumalo9407 2 жыл бұрын
Siyabonga.mpungayesintu
@bongumusahlophe6708
@bongumusahlophe6708 2 жыл бұрын
Nami ngiyiwele Mpunga yesintu amnandi amagama
@bongumusahlophe6708
@bongumusahlophe6708 2 жыл бұрын
Ngiyabonga mina ngolwazi
@nkosinyambosir4643
@nkosinyambosir4643 2 жыл бұрын
Siyabonga mkhulu
@sizakeleyvonnemkhize7385
@sizakeleyvonnemkhize7385 Жыл бұрын
Mkhulu Amawele uma enda womabili iliphi isiko elenziwayo?
@nkululekomkhwanazi8678
@nkululekomkhwanazi8678 2 жыл бұрын
Injuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuula!
@olwehzun9684
@olwehzun9684 2 жыл бұрын
Ngisacela usazise ngamasiko owathandayo nalawa ongawathandi... Ngyabonga
@DingiNqaba
@DingiNqaba 2 жыл бұрын
Inikisa umdla kakhulu, ndiliwele nam elam iwele laduda....ndicela uzukhe uthethe ngokubaluleka kwemfusi eyalekela amawele ingakumbi xa kukho iwele elingasaphiliyo
@spheleledlamini4132
@spheleledlamini4132 Жыл бұрын
Njula lwazi ngicela nje ukudlulisa ukubonga ngolwazi olunothekangaka bakithi siyakleza ngolwazi lwezingane ezingamakhosi ngoba abantu abazikahlengazo
@bongmusandlovu2742
@bongmusandlovu2742 2 жыл бұрын
Ngibingelele mkhulu... Ngcela ukbuza ukubenzela lomcimbi wokbahlukanisa nowembeleko Kanye nokbabonga ethongweni Akunankinga yin ektheni ukwenze ngosuk olodwa ngembuz ezhlukene?
@penelopeqwabe7078
@penelopeqwabe7078 2 жыл бұрын
Hi mkhulu, ngicela ukbuza if imali ayikho kahle kungaba wrong yin ukuqala ngokuwahlukanisa amawele, ngoba kwenzeka exactly lento oyishoyo la kimi newele lam. Mangsebenza yena uhlala phans, makthola yana, mina nghlala phansi
@royaltybeemambatha9394
@royaltybeemambatha9394 Жыл бұрын
Lawa mathathu ke mina ngididekile
@nkululekomkhwanazi8678
@nkululekomkhwanazi8678 2 жыл бұрын
Yebo, siyezwa kuthiwa kuyingozi ukuthi izingane ezingamawele ziye olwandle. Ukuya kwazo emfuleni ngabe nakho kuyingozi yini? Ngicela ukuphendulwa.
@thembisileroselinah6238
@thembisileroselinah6238 Жыл бұрын
Impunga!ngiyabingelela elami iwele lendile nd alikho isilo nelilodwa elenziwa kuvumelekile ukuwenza manje ngineminyaka ewu 45
@vij8601
@vij8601 2 жыл бұрын
Ngisacela kubuza ukuthi uma uyingane yakomalume ushiselwa omalume impephu, ibona yin okumele bakhulumele lezingane emsamo noma bayakushisela impepho bese kukhuluma wena njengomzali wazo?
@bongekilemadonda5901
@bongekilemadonda5901 Жыл бұрын
Ngicela ukubuza melaphuphuma ungazy Noma elidala Noma elincane kwenziwa njani futy uwahlukanisa kanjani mkhulu?
Ayanda Msweli Foundation | Amanzi Ayingozi
12:00
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 136 М.
Llegó al techo 😱
00:37
Juan De Dios Pantoja
Рет қаралды 61 МЛН
路飞太过分了,自己游泳。#海贼王#路飞
00:28
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 39 МЛН
Каха заблудился в горах
00:57
К-Media
Рет қаралды 10 МЛН
Kuxabana kuphi umsamo nenkolo?
18:15
Injula Lwazi
Рет қаралды 1,9 М.
I PROCESS YOKWENZA IMBELEKO
13:10
Injula Lwazi
Рет қаралды 10 М.
Indlu yabantu abadala iyithempela loMsamo
18:17
Injula Lwazi
Рет қаралды 1,1 М.
Ngishade naye Ngazi ukuthi akaziphethe kahle!!
9:09
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 65 М.
Amasiko ayingxenye  yobuthina nokuthi singobani
15:54
Umsamo Institute
Рет қаралды 14 М.
Indiki liyahlupha
17:56
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 8 М.
Iladi elivula inhlanhla yomndeni
29:49
Injula Lwazi
Рет қаралды 313
Llegó al techo 😱
00:37
Juan De Dios Pantoja
Рет қаралды 61 МЛН