Bheki Mtolo "Sidlala ikhehla lithembisa abantu izinto elahluleka ukuzenza lisemandleni 9 years"

  Рет қаралды 12,703

Malusi Tv

Malusi Tv

Күн бұрын

#malusitv

Пікірлер: 130
@Sandilemhlongo22
@Sandilemhlongo22 2 ай бұрын
Why pho ningaliyeki ikhehla lenz int elicabangayo ngoba ligugile alisenamandla nihlushw yin pho?
@mtutuzelimatshoba5333
@mtutuzelimatshoba5333 2 ай бұрын
Liyaphixanisa ngoba lesaba ukubhekana namacala alo elifis ukuthi osulwe ngenkani.
@zamagcabashe7502
@zamagcabashe7502 2 ай бұрын
GNU ibhala umlando kabusha nje, Where is our land? Where is black people's lives transformation?? Sikhulekephi? Ai sikhathele ngamanga nkosi
@HlengiweNgcobo-qf8vi
@HlengiweNgcobo-qf8vi 2 ай бұрын
Waze wawkhuluma udoti umtolo yini eniyenzile la kzn wena uyakhohlwa wakhuphuka izitebhisi usebenzisa igama likaZuma ucabangela isisu ngoba ubona ukuthi liyaphela iphalishi hambofa ngeke sitshelwe wuwe
@dorothysithole2219
@dorothysithole2219 2 ай бұрын
Waze wa bhoreka we doti nalezilima ezikushayela ihlombe. Nihlulekile nina
@PhilaniMsomi-iy7ry
@PhilaniMsomi-iy7ry 2 ай бұрын
Ingakho nibona kuncono i GNU yabelungu, ayikho lento yenu, buza umongameli wenu ukuthi uyobuya nini umhlaba, angithi namxosha eseyo dealer ne issue yomhlaba. Niyadayisa ngathi nina, ukhuluma kakhulu ngoba ufesela isisu sakho nomndeni wakho.
@gladyssannahmthombeni6501
@gladyssannahmthombeni6501 2 ай бұрын
@@PhilaniMsomi-iy7ry Africa has come back we got chances to education u can buy a property where ever you want if you want it to come the Zimbabwean way u will get the Land and run around like a headless chickens can't u see Zimbabwean who wanted the land they never enjoyed it to are running to be izikhotha mdidi zabelungu abroad and South Africa. Learn how the country economy works u get the Land it comes with sunctions. Even myself I will not be happy if British national wants my property for free when I have worked hard for it everyone has suffered it's because those leaders who believe in that they have never travelled to see that even the white people have suffered in their country like everyone
@ChleKhumalo
@ChleKhumalo 2 ай бұрын
Wathwala ngalo yini lelishethi lama soulbrothers seliyisikhombo hambogeza ushintshe ususe neyngubo ekhanda nasentshebeni uyomela bantu ungagezile doti
@FaithSchaerer
@FaithSchaerer 2 ай бұрын
@@ChleKhumalo UYABONAKE.INYANGA KAMHLEKAZI UMANDELA,UKHULUMA NGENTO EZOZIFELA MADUZANE ,APHI AMAPARTY AHLUBUKA
@losiyad88
@losiyad88 2 ай бұрын
Ukhona na umntu omnyama okhululekile? Ubhosha ngomlomo nje wena
@nosiphonana-q6e
@nosiphonana-q6e 2 ай бұрын
Mtolo waze wabakhohlisa abantu,uyixoki langempela le anc okhuluma ngayo kanye nawe nawushonisaphi u R500 billion we COVID,yini eniyenzile e kzn,ngoba uShenge owaletha intuthuko e kzn,
@welcomeshangase5399
@welcomeshangase5399 2 ай бұрын
Ukhuluma kakhulu izenzo Doh Mtolo 😅😅😅
@FaithSchaerer
@FaithSchaerer 2 ай бұрын
@@welcomeshangase5399 INYANGA KAMANDELA,SAKHALA,UMA KUHAMBA UZUMA SOKIKIZA INJABULO
@Anthony-j3i
@Anthony-j3i 2 ай бұрын
Wena sanesibindi sokukhuluma wehlulwa yilo lelokhehla okhethweni who is fulling who ubani khehla bona ngathi nguwe samele phendule ukuthi nehluleke kanjan okhethweni ngoba busy nenganekwane ezingathi shu la nxa hlukana nomsholozi khulume ngobabawakho thuke yena
@NdosiCele-y4k
@NdosiCele-y4k 2 ай бұрын
Siyabonga mfana kaMtolo ,uyezwakala ukhohlisa ababuthaka ekucabangeni .Ipolitiki mfana kaMtolo ipolitiki anabanikazi bayo wena uyingane yayizolo .Nawe uyazi ukuthi lento oyikhulumayo uzama ukuvimba abantu ukuthi bayamuzwa uMsholozi futhi uzama nokususa ukuthi abantu sebeyazi ukuthi u anc uzuphethwe abamhlophe .U ANC AWUSEKHO , LENTO ENIKUYONA AKUSEYENA U ANC KODWA ISPAZA SHOP SENU NOPRESIDENT WAKHO U RAMANYUSA.
@gladyssannahmthombeni6501
@gladyssannahmthombeni6501 2 ай бұрын
Owathatha imali yonke wayinika ama Gupta nomndeni wakhe
@RobertSithole-z4y
@RobertSithole-z4y 2 ай бұрын
Viva ANC
@AthiDoko
@AthiDoko 2 ай бұрын
Vivaaaaaa✊️
@RobertSithole-z4y
@RobertSithole-z4y 2 ай бұрын
Yizilima laba abakholwa uzuma
@ThandiweCynthiaSibiya
@ThandiweCynthiaSibiya 2 ай бұрын
Cha linimise kabi ikhehla shame 🤞. Yazi nihlulwa ngisho ukuyifihla i pain enikuyo🤞. Manje ngampela ngampela ngicabanga ukuthi asiwazi umehluko womuntu obehamba nani ongasahami nani? Inkinga yanu ukuthi nisithatha kancane singabavoti futhi anihloniphi amalungelo ethu kumanje i KZN niyibusa ngenkani nibe nazikahle ukuthi nahluleka kodwa ngokuthi nondlovu kayiphikiswa nenza i plan but we are waiting for 2026 ukuze sinibonise ukuthi lokhu esakwenza sivote sasingadakiwe njengoba nicabanga. Futhi ngendlela enenza ngayo nisinika izizathu zikuthi singani voteli straight because ningabadayisi nina.
@ThandiNdaba-o2z
@ThandiNdaba-o2z 2 ай бұрын
Wena mtolo upoision wehlulwa yini wena ukumbulala uma wehluleka ukudukisa abantu pho nifunelani ukumbulala njengoba nebakangaka nidayise ngezwe kubelungu kusengu zuma njalo naze nakhohliswa umtolo nawe ugugile namkhipha iskhathi singakapheli sakhe nahlangana ngaye nohulumeni wenu enamkhetha uramaphosa wayenzeni umsholozi wena nyokandini bayokulalela labo abalambile ekostad ngoba ubathembise umsebenzi ongekho
@phindiletsabedze9854
@phindiletsabedze9854 2 ай бұрын
Use gunde nekhanda bakithi wuuu eve uyinuku
@losiyad88
@losiyad88 2 ай бұрын
Unamanga lo Zuma didn't fail but ANC failed. Remember ANC he never take a decision alone but there's that thing of cabinet nonsense
@West-c7y
@West-c7y 2 ай бұрын
It means even Rama did not fall its anc
@tlouamandla4083
@tlouamandla4083 2 ай бұрын
Finally someone who talks sense
@StheLuvuno
@StheLuvuno 2 ай бұрын
Kanti nezilima ziyashayelwa izandla yikho sibheda kanje nale Kokstad umngwaqo ugubhekile e town elokishini bakhe phezu komfula.
@qinisomathebula5787
@qinisomathebula5787 2 ай бұрын
Umtolo udume ngani ngoba awukho umsebenzi wakhe uphelile u5years benocyril abenzanga lutho bazicabangela nezisu zabo
@FihlokwakheWitnessButhel-il6lc
@FihlokwakheWitnessButhel-il6lc 2 ай бұрын
Yekani uMsholozi wethu Akasibizi syaziyela. Asinifuni phumami eKZN
@nombusolindiwe5253
@nombusolindiwe5253 2 ай бұрын
Eyiii bacabanga ukuthi asiphilanga yini emakhanda uma sivotela uMsholozi uma beright bona bahlulwe kanjani???bazogcina ngabo laba abavotela into noma isingasasisebenzeli.iphi intuthuko ekostati ??weee shame viva mkhonto viva
@tambosmpanya3149
@tambosmpanya3149 2 ай бұрын
Manje nikholelwa ku Helen Zille
@sethmuziabramsdlamini6010
@sethmuziabramsdlamini6010 2 ай бұрын
Angeke ulingane nama contributions ababu Zuma ...... wena kusefanele uboshwe.... umele nabantfu muhlayimbe ...ungakhuluma ngomsholzi
@MthandeniMhlongo
@MthandeniMhlongo 2 ай бұрын
Nincolekabi Nina kunini nisikhohlisa ningenzilutho niqashana ntobuhlibo,ninikezqna amathenda,nisincisha amanzi ngoba nifuna ukukezana amatender anawaterkari.nikhohlakeke.
@bonganidumisa1458
@bonganidumisa1458 2 ай бұрын
Leli comic yalithathaphi i-ANC? Uma evula umlomo kuphuma i-"six nine" yodwa. THIS IS NOT AN ANC MATERIAL (waphupha Khongolose) for sure u-Madiba is turning from his grave
@dorothysithole2219
@dorothysithole2219 2 ай бұрын
Uqinisile impela I comic nge impela leli akahambe ayofa
@LuckyThwala-mx5gy
@LuckyThwala-mx5gy 2 ай бұрын
Ayi fusegi wenja ipolitik ayith fela Lana ukhona udodi lona owumemezayo
@lungilesibisi6223
@lungilesibisi6223 2 ай бұрын
Unonkosikazi wena uyiphara banesibindi abafazi into egcwele iyingubo ekhanda nengagezi amazinyo😅😅😅😅
@vammashangase5908
@vammashangase5908 2 ай бұрын
WeMtolo ave uziphoxa kodwa, usaqhubeka nokuzenza inhlekisa. Namanje usapromotha ikhehla, sala wena nobusha bakho
@spdube8171
@spdube8171 2 ай бұрын
Viva Msholozi Viva 🖤🖤💚💚🖤🖤💚💚✊🏽✊🏽✊🏽✊🏽
@albanyjerry
@albanyjerry 2 ай бұрын
This Mtolo guy is trying hard to discredit Zuma.You can't blame the storm fix the problem it caused.He is a commissioner Politic without politic he got nothing to tell the comrades except Zuma this and that, you can see through his face that is an empty vessel.
@gladyssannahmthombeni6501
@gladyssannahmthombeni6501 2 ай бұрын
That's true Zuma is 6 good leader who makes sure that his family and extended families bank account are healthy
@Nothingbutthetruth6693
@Nothingbutthetruth6693 2 ай бұрын
Uma ethi amapoliticians adukisa abantu kalula uzisho yena
@ThandiGasa-c4c
@ThandiGasa-c4c 2 ай бұрын
Lol😂😂😂😂😂wena ubahemisani aniyeke uMsholozi bakithi yini Mona lenkathi nikhuluma yilenkathi ekhuphuka kakhulu ke nginitshele
@nobukhosizungu2078
@nobukhosizungu2078 2 ай бұрын
Kodwa ANC nayo yavele yaqasha uskhotheni lobaba unenqhondo yentaba iphara ke leli kungcono lona kunabathengisi ukhuluma ngamanga abawenzayo bona no manganese wakhe
@teememmanuel123
@teememmanuel123 2 ай бұрын
Kanti uyimpondo lona ngizwa indlela akhuluma ngayo😮
@teememmanuel123
@teememmanuel123 2 ай бұрын
Angicwasi ngilalele inkuluo kodwa uyokhohlisa i ANC, I wonder uthini uyise bedayisa izwe beno Ramaphosa
@thembelanisithole4991
@thembelanisithole4991 2 ай бұрын
Ikhehla lavinjwa yini ngaphakathi ebenisikhohlisa nikhuluma izinto eningafuni zenzeke
@FihlokwakheWitnessButhel-il6lc
@FihlokwakheWitnessButhel-il6lc 2 ай бұрын
Inkinga yenu niyabona nizolamba senikhuluma zonke lezinto
@Weplayfreefire
@Weplayfreefire 2 ай бұрын
ufake inhlangano ehlathini usuqhamuka sebekususile isihluthu ekhanda angazi uma ungena nkulumo umhlanganiselani umphakathi uqhubeke ubatshele amampunge yeka ukusitshela ngamaphupho akho🥹
@bongumusahlophe6708
@bongumusahlophe6708 2 ай бұрын
Okokuqala asekwenzile ukunikhipha emandleni nangempela seniphumile,okwesibili nizoyeka ukweba kuzosetshenzwa manje ngoba all along benilele nilibele ukudla imali yethu. Nidlalile ngathi ANC uqinisile siyabonga MK ukusivula amehlo bavele obala abagcinezeli abebekugcinezela mawuthatha inqumo baziphikise bona.
@qhawelabashazinondumo7299
@qhawelabashazinondumo7299 2 ай бұрын
Angithi mayo ANC yathembisa ukuthi angeke ihlangane ne DA ngoba ingeyabelungu,kodwa yasephula lesosethembiso,kusho ukuthi nani Mtolo nasiqambela amanga
@mazandlovu8174
@mazandlovu8174 2 ай бұрын
awukahle wekhehla mfana nokunuka umlomo okokuqala nje ake uyoxubha lamazinyo akho ayellow ungathi iboni bese usiphumela ngoba uyabheda wakuhlula kanjani ngamavoti uma ngabe wenza kahle ebantwini buyela emanpondweni uyobhaka kezinkwa owawuzibhaka uyeke ukubhibhidla unye ngomlomo
@ElliotMxolo
@ElliotMxolo 2 ай бұрын
Indoda ayiyisho lento oyishoyo kwenye indoda.lnhlamba engaka pho.
@bonganidumisa1458
@bonganidumisa1458 2 ай бұрын
@@ElliotMxolo uMtolo (The comIc) akayona yini indoda (nangu ehlaza enye indoda nje)?
@kusaselihlendabaseElectr-go8od
@kusaselihlendabaseElectr-go8od 2 ай бұрын
Uyadakwa mtolo
@FihlokwakheWitnessButhel-il6lc
@FihlokwakheWitnessButhel-il6lc 2 ай бұрын
Klikli. Uyawabona lamasela aseyatatazela. Iyooo haaaaa haaaa asinalo uvalo thina.
@NicolasNdlangas
@NicolasNdlangas 2 ай бұрын
Last kick of a dying horse mtolo shame on you lelivondo leli
@ThandekaAphiwe
@ThandekaAphiwe 2 ай бұрын
Uyabhoreka bo weMtolo nezinganekwane zakho Uyakhohlwa ukth ulawukhona ngenxa yeGNU Ukuba ayibanga khona indaba yakho ngabe ayikho Usunomsila ke usukhuluma kakhulu Awuhlukane nokusihemela
@masekomandlenkosipatrick7092
@masekomandlenkosipatrick7092 2 ай бұрын
Bakithi uyazama umtoto ngeke nisabuya mtolo khohlwani🤣🤣🤣🤣🤣
@MelusiMelusi-f1f
@MelusiMelusi-f1f 2 ай бұрын
Kodwa nani niyafana ngoba anisizi ngalutho bhuti nathi asisazi sesithi kwakungcono eGibhithe
@ElsieMathe-ec3il
@ElsieMathe-ec3il 2 ай бұрын
Syabonga leliMpondo seliyageza ligunde nekhanda lehluleka ukuphatha kwelakubo selizohhema la gamba uyofa nawe ngokunjalo azophuma njalo amafinyila nakuwe😂😂😂😂
@Weplayfreefire
@Weplayfreefire 2 ай бұрын
lomlisa uthatha izinto azibona kumabonakude nowakwakhe abuye akhulume ngazo emphakathini hayi suka mholi owafaka ukhongolose ehlathini😲🛌
@gugumlaba6162
@gugumlaba6162 2 ай бұрын
Asinithembi nonke makhehla nazinukbanga umsindo nje kphela
@lungilendaliso8038
@lungilendaliso8038 2 ай бұрын
Mtolo is suffering from chest pains no more benefits blue lights namatenders like before sebalawulwa nguDA abasadli ngendlela abafuna ngakhona
@sethmuziabramsdlamini6010
@sethmuziabramsdlamini6010 2 ай бұрын
Awuu uyinjambiso mtolo
@lolo_0312
@lolo_0312 2 ай бұрын
Lol... Mcane lona noma mdala lomphefumulo? Ubona amakhehla nje...njengoba kwayena ewu (khehla mfana nje)?
@khoimkhwanazimusic3504
@khoimkhwanazimusic3504 2 ай бұрын
Welele wahlulwa ilelokhehla awazi lutho Wena nge politic
@MthandeniMhlongo
@MthandeniMhlongo 2 ай бұрын
Lalizozenza kanjani nimi emvakwakho,seaiyazi ngena ikwenza, jengoba kumanje akukho okukhulunywayo kunakewe noZumanje,nithini ngephalaphala
@ThulaniXaba-z1c
@ThulaniXaba-z1c 2 ай бұрын
Fusegani manje mntolo ngilokhu nisikulumela amanga ngoBABa wethu uMSHOLOZI nanimucindezela Mani doti koba nini nisikulumela amanga
@SiphosoxoloMmango
@SiphosoxoloMmango 2 ай бұрын
Elsie Mathe uMtolo limpondo lakuphi?
@thembamkhize7948
@thembamkhize7948 2 ай бұрын
Mtolo selokhu bafika kulezikhundla nontshebe bahluleke bancama ukwakha ANC KZN kuphela into abayaziyo insult stupid politics President Zuma is too big for this shallow minded Bheki Mtolo sizophinda futhi sivotele MKP ngoba iholwa politician evuthiwe ku politics hayi abaholi abangena ngqondo njengaye lo Mtolo
@FaithSchaerer
@FaithSchaerer 2 ай бұрын
HLUKANA NALENTO IZOYIFELA MADUZANE.HEY,BANGAKI 0:10 BEHAMBA BEVULA AMAPARTY,
@siphosenkosimichaelmtolo5522
@siphosenkosimichaelmtolo5522 2 ай бұрын
Up MTOLO up ✊✊✊✊
@CeboSimelane-i9x
@CeboSimelane-i9x 2 ай бұрын
Mxm Mk eyabantu abamnyama awusiyeke wena nihlulekile bolwabishi
@FihlokwakheWitnessButhel-il6lc
@FihlokwakheWitnessButhel-il6lc 2 ай бұрын
Sizomelani ningasenzeli lutho mnxm
@AndriesMnculwane-lc6ec
@AndriesMnculwane-lc6ec 2 ай бұрын
Sebekuhlohlile futhi sewkwazi ukukhuluma
@sifundojili6123
@sifundojili6123 2 ай бұрын
Ibheda kabi Mtolo la ekhuluma khona ukhuluma ngoZuma kodwa engakanikwa imali neskhundla
@TS-jw6tp
@TS-jw6tp 2 ай бұрын
Nivumelani nina kudlala ikhehla thatha Zuma siyabashisa intsimbi lamahlathi eANC Mtolo hamba uyofa shuthi manawufica kubelungu umhlaba kusho kuthi ku wrong mase uZuma esivula amehle ngawo pls musa kusidukisa bhayiza wedwa pls
@LindaBiyase-vk1vh
@LindaBiyase-vk1vh 2 ай бұрын
Kahle mtolo udinga iphedi umfazi
@qinisomathebula5787
@qinisomathebula5787 2 ай бұрын
Bamhluphe kakhulu uzuma labo Satan bazebambopha namanje usakhuluma ngaye uyanya wena mtolo
@sabelojoseph7475
@sabelojoseph7475 2 ай бұрын
Into enihlupha ngayo ukuthy anifuni ukumela iqiniso mtolo Kanye no kwamukela nje ukuthy nihluliwe
@musawenkosimolefe8800
@musawenkosimolefe8800 2 ай бұрын
Kahle mtolo wena noduma niyenzeni kzn
@SfisoGcabashe
@SfisoGcabashe 2 ай бұрын
Fuseg ngeke siphathwe i sphukuphuku esifana nawe
@bonganimncube377
@bonganimncube377 2 ай бұрын
Isebenzaphi Lenkunzi manje. lomsangano wayo akabi ngcono namanje
@Driver1Clydesdale
@Driver1Clydesdale 2 ай бұрын
Ufuna senzen sizi sulwa ze apartheid kodwa ngaphandle kokuth kube khona ubulunguswa nahlangana ne DA labadayisi laba
@nosiphonana-q6e
@nosiphonana-q6e 2 ай бұрын
Ukhuluma ngenhlonipho kodwa wena noDuma aninayo inhlonipho ningamaxoki amaphixiphixi
@FikileLangelihle
@FikileLangelihle 2 ай бұрын
Uyahlanya wena mbulalu wathi uzobulula ogogo ngiyskwesaba mbulalu ndini
@AthiDoko
@AthiDoko 2 ай бұрын
😭😭😭😭
@ntombingwenya4154
@ntombingwenya4154 2 ай бұрын
Islima sephara lomtolo wakhona
@siyabongamshengu9424
@siyabongamshengu9424 2 ай бұрын
When Bheki Mtolo speaks English he reminds me Sihle Zikalala and Bheki Cele. President Zuma should teach them how to speak English properly!!!!!!!
@SindiswaNtsibantu
@SindiswaNtsibantu 2 ай бұрын
Mr Mtolo khuluma qiniso lana. UZuma akukho nokusenzela khona vele wohluleka. Uyena waqala ngodayisa izwe lethu kuma Gupta. Mk ayiyekele Mr Ramaposa naye asidayise kubelungu ngoba ufunde kuyena uzuma.
@AthiDoko
@AthiDoko 2 ай бұрын
✊️
@OllieMbambo
@OllieMbambo 2 ай бұрын
Nikhulule bani ke nima zilima
@HenbroGlobal
@HenbroGlobal 2 ай бұрын
Iyagula nezeni Nina sihlupheka kangaka
@SibongileMchunu-jw7ck
@SibongileMchunu-jw7ck 2 ай бұрын
Uyislima Mtolo
@sphelelendlovu4064
@sphelelendlovu4064 2 ай бұрын
Uyadakwa wena mtolo
@BathabileNdlovu-gs5le
@BathabileNdlovu-gs5le 2 ай бұрын
Uvumbukaphi wena phara eliwuMtolo
@patrickbuthelezi1942
@patrickbuthelezi1942 2 ай бұрын
Iyabhubhudla inkezo😂😂😂
@ElizabethKhoza-rt8hp
@ElizabethKhoza-rt8hp 2 ай бұрын
Usukhohliwe ukugunda
@bonganimncube377
@bonganimncube377 2 ай бұрын
Hambo bona dokotela uyagula wena
@thandwasibisi4989
@thandwasibisi4989 2 ай бұрын
Uziphathelwe umona uguy
@ntombikhalipha1962
@ntombikhalipha1962 2 ай бұрын
If you are talking about president Zuma go back and check how zuma delivered under terms going spread liars there you cost the anc 😢
@mfunekozantsi3949
@mfunekozantsi3949 2 ай бұрын
Niyafana naye .
@phumelelezuma4472
@phumelelezuma4472 2 ай бұрын
Udakiwe phixiphixi mtolo
@drsgoody
@drsgoody 2 ай бұрын
Ey fuseg indaba yenu masela.
@BongiThombeni
@BongiThombeni 2 ай бұрын
Ugqalile lo akayogeza 😂😂😂😂😂
@Nothingbutthetruth6693
@Nothingbutthetruth6693 2 ай бұрын
People who agreeing with Bheki guys research remember who told student to rise Zuma encouraged fees must fall he championed free education. He even built 2 universities
@tlouamandla4083
@tlouamandla4083 2 ай бұрын
Which university if l may ask?
@Nothingbutthetruth6693
@Nothingbutthetruth6693 2 ай бұрын
@@tlouamandla4083 university of Northern cape and Mpumalanga
@NcamiNdaba
@NcamiNdaba 2 ай бұрын
Mtolo stupid😂😂😂😂
@JohanTsoho
@JohanTsoho 2 ай бұрын
I anc idlala ngabantu benkosi
@SiphesihleGcaba
@SiphesihleGcaba 2 ай бұрын
Waduyiswa uZuma dixa elimadixa
@sibusisomtshali605
@sibusisomtshali605 2 ай бұрын
Yahlanya wena
@nhlanhlamakhaye2655
@nhlanhlamakhaye2655 2 ай бұрын
Munikeni iphinifa lakhe manje
@AthiDoko
@AthiDoko 2 ай бұрын
Khuzekaaaa😅
@FezekaLuhabe-ms6ei
@FezekaLuhabe-ms6ei 2 ай бұрын
Zuma the WARLOCK
@gayliaxoli8833
@gayliaxoli8833 2 ай бұрын
You are talking shit
@richmanntozakhe1579
@richmanntozakhe1579 2 ай бұрын
Wakhuluma inkulumo evuthiwe mfo kaMtolo uyindoda. Kokstad ayiwona amalulwane
@AthiDoko
@AthiDoko 2 ай бұрын
✊️....
@ThuliswaNkomo
@ThuliswaNkomo 2 ай бұрын
Sowade wawavasa amazinyo yhini wena
@phindiletsabedze9854
@phindiletsabedze9854 2 ай бұрын
😅😅😅
@SizweGumede-ou9ix
@SizweGumede-ou9ix 2 ай бұрын
Imfeketho le
@bazinisbiya
@bazinisbiya 2 ай бұрын
Awu😂😂😂
إخفاء الطعام سرًا تحت الطاولة للتناول لاحقًا 😏🍽️
00:28
حرف إبداعية للمنزل في 5 دقائق
Рет қаралды 75 МЛН
😜 #aminkavitaminka #aminokka #аминкавитаминка
00:14
Аминка Витаминка
Рет қаралды 419 М.
Зу-зу Күлпаш 2. Интернет мошенник
40:13
ASTANATV Movie
Рет қаралды 540 М.
Миллионер | 2 - серия
16:04
Million Show
Рет қаралды 1,2 МЛН
Fikile Mbalula ukhwele wadilika ku Panyaza Lesufi
19:41
Malusi Tv
Рет қаралды 4,5 М.
MOSES KURIA FINALLY SPEAKS ON DP GACHAGWA
7:44
Kamawa tv
Рет қаралды 1,5 М.
Ngidliwa isilwane esiswini unyaka nonyaka siyabuya
38:19
BantuTV_1
Рет қаралды 35 М.
Edward 'Magents' Motale Pays Tribute To 'Bra Stan' The Late Screamer Tshabalala.
12:03
Ngcobo2010 Sharp Eye Channel
Рет қаралды 35 М.
Julius Malema Addresses the University of Pretoria Public Lecture
1:11:45
Ngadayiswa umngani ngadliwa isiboshwa - ABANGANI BETHU EPISODE 6
27:09
Bonginkosi khanyile ecaleni lezibhelu zika July 2021
16:23
Malusi Tv
Рет қаралды 2,6 М.
إخفاء الطعام سرًا تحت الطاولة للتناول لاحقًا 😏🍽️
00:28
حرف إبداعية للمنزل في 5 دقائق
Рет қаралды 75 МЛН