No video

Bhekumuzi Luthuli - Isigelekeqe (Live)

  Рет қаралды 12,041

Bhekumuzi Luthuli

Bhekumuzi Luthuli

Күн бұрын

This is the official live performance of Isigelekeqe by the legendary Bhekumuzi Luthuli. The song is from the album titled Inkanga Ngu R7, which was released in 2006.
________
Listen to Bhekumuzi Luthuli:
Apple Music: / artist .
Spotify: open.spotify.c....
Deezer: www.deezer.com....
Amazon Music: www.amazon.com....
KZbin Music: / bhekumuzi luthuli - topic
Follow Gallo:
Twitter: / gallorecordssa
Instagram: / gallorecordcompany
Facebook: / gallorecordcompany
TikTok: www.tiktok.com...
#BhekumuziLuthuli #Isigelekeqe #InkangaNguR7Album #Bhekumuzi #Maskandi #SouthAfricanMusic #TraditionalMusic #ZuluMusic #IsigelekeqeMusicVideo #MaskandiKing
________
Lyrics:
Sagelekeqeka lesigelekeqe
Sagelekeqeka lesigelekeqe
Sagelekeqeka lesigelekeqe
Kuvel'amadoda omalal'ephenduka izigelekeqe
Dlala weh sigelekeqe
Kuthiw'ufuzo luyedlulela
Umkhulu wakho kwakuyisigelekeqe
Noyihlo kwakuyisigelekeqe
Nawe futhi uyisigelekeqe
Uyozal'ezakho izigelekeqe
Wabonakala ngomsila ngaphambili
Ukuthi yinkinga le
Yayinkinga intombi hah heh
Wayinkinga umuntu wesilisa
Uziphicaphica ngamagiya, giya, giy'abuy'emnyango
Washa mfana
Nguban'ongakwaz'ukushaya lendoda
Uziphicaphica ngamagiya, giya, giy'abuy'emnyango
Washa mfana
Nguban'ongakwaz'ukushaya lendoda
Uziphicaphica ngesilwane sami esinomsila ngaphambili
Indoda leyo (Unamanga)
Ngiyakutshela mfan'indoda leyo
Sagelekeqeka lesigelekeqe
Sagelekeqeka lesigelekeqe
Sagelekeqeka lesigelekeqe
Kuvel'amadoda omalal'ephenduka izigelekeqe
Dlala weh sigelekeqe
Kuthiw'ufuzo luyedlulela
Umkhulu wakho kwakuyisigelekeqe
Noyihlo kwakuyisigelekeqe
Nawe futhi uyisigelekeqe
Uyozal'ezakho izigelekeqe
Wabonakala ngomsila ngaphambili
Ukuthi yinkinga le
Yayinkinga intombi hah heh
Wayinkinga umuntu wesilisa
Abonakala ngemisila ngaphambili
Ukuthi amadoda anebhadi
Zonke lezint'ezibi kuthiwa zenziwa ngabo

Пікірлер: 34
@khethamaphalala4618
@khethamaphalala4618 Жыл бұрын
Nankuke u live🔥🔥🙌
@horsepowerfc337
@horsepowerfc337 Жыл бұрын
Umkhulu wakho kwakuyisgelekeqe, no yihlo kwakuyisgelekeqe, nawe futhi uyisgelekeqe, Uyozalezakho igelegeqe. Aw sukanini madoda ukufa kulinuku. Lomucu unobuciko kakhulu!
@minenhlekhulani4642
@minenhlekhulani4642 Жыл бұрын
Akekho futhi ofika kuMfokaMolo ngolive 🙌🔥🔥
@mduduzizikhali2549
@mduduzizikhali2549 Жыл бұрын
Unjena ke u live..
@minenhlekhulani4642
@minenhlekhulani4642 Жыл бұрын
Umuntu wekhebhodi ukhipha inkostini njengoba injalo 😭😭😭bafethu kanti ubulawelani omculo obaba bawufukuzela kangaka kodwa 🥵
@kingshukela21
@kingshukela21 Жыл бұрын
Nabonakala ngomsila ukuthi inkinga❤❤❤ Phumula namanje ngilandela wena hooola
@jabulanikhumalo7341
@jabulanikhumalo7341 11 ай бұрын
Khuuphuka lapho Dogzin,lala mfoka Molo wayibeka induku ebandla
@boyziecele
@boyziecele Жыл бұрын
Best live❤
@user-ux1vf2um4r
@user-ux1vf2um4r Жыл бұрын
Zolalinsizwa kosibongo banika baka live ❤❤❤❤❤
@luckybheki4948
@luckybheki4948 Жыл бұрын
thanks for the upload please upload more
@Duma_Mphondi
@Duma_Mphondi Жыл бұрын
Sageeeeeeeeleqeeeeeka♥️♥️
@tholokuhlemkhonzeni-gl2wr
@tholokuhlemkhonzeni-gl2wr Жыл бұрын
Wayeyihlaba lishintshe amabala iqhude kwa Gallo umfoka molo yena kuphel
@user-ku7ns6ef1y
@user-ku7ns6ef1y Жыл бұрын
mfoka molo zofa insizwa kuyosala izbongo
@vusidlamini6275
@vusidlamini6275 Жыл бұрын
Ngiyamthanda UBhekumuzi kodwa angiyithandi lengoma iqukethe umuzwa ongajabulisi ngabantu besilisa ....
@minenhlekhulani4642
@minenhlekhulani4642 Жыл бұрын
Shuthi awuyazi lengoma, umqondo wayo ucashile futhi la ayiphelele
@vusidlamini6275
@vusidlamini6275 Жыл бұрын
@@minenhlekhulani4642 awungichazele kabanzi .... Mhlampe ungangimbulela ngisehlathini....
@minenhlekhulani4642
@minenhlekhulani4642 Жыл бұрын
@@vusidlamini6275 lengoma iqhubeka ithi " abonakala ngomsila ngaphambili ukuthi amadoda anebhadi (zonke izinto ezimbi kuthiwa zenziwa amadoda) abonakala ngomsila ngaphambili ukuthi amadoda anashwa (anamashobolo) anebhadi. Ngicabanga ukuthi ngikuvezele ingqikithi yomqondo wengoma ayigxeki kepha iveza usizi abantu beslisa ababhekene naso
@vusidlamini6275
@vusidlamini6275 Жыл бұрын
@@minenhlekhulani4642 nyiyabonga bafo🙌
@minenhlekhulani4642
@minenhlekhulani4642 Жыл бұрын
@@vusidlamini6275 ungowakwethu 🙌
@mandisavusumzi5416
@mandisavusumzi5416 Жыл бұрын
Kulaba abakhona, akekho oseke washaya u live ohleleke kanjena.
@NtokozoNdlo2612
@NtokozoNdlo2612 11 ай бұрын
❤Gallo
@siyandabiyela2437
@siyandabiyela2437 Жыл бұрын
Yaz i still need this DvD angiyitholo
@NtokozoNdlo2612
@NtokozoNdlo2612 11 ай бұрын
😭😭Sengize ngayeka ukuyifuna
@handsomemakhonza399
@handsomemakhonza399 Жыл бұрын
Plz I ule angikhonjukthi ngiyi download ngifuna ukuyi download
@bhekixulu
@bhekixulu Жыл бұрын
Zahamba izinsizwa madoda kodwa namanje useyiqhawe lami mabizo
@sfisotembe2976
@sfisotembe2976 Жыл бұрын
😢aww madoda
@sabelocandrice294
@sabelocandrice294 Жыл бұрын
Dogzin wawushaya ubass madoda
@minenhlekhulani4642
@minenhlekhulani4642 Жыл бұрын
😅"bagwaze Dogzin" ei wavele wamenzela into yamehlo 🔥
@user-on9wz2pn9h
@user-on9wz2pn9h Жыл бұрын
Angazi ngingaytholaphile dvd
@philanintokozo6308
@philanintokozo6308 Жыл бұрын
Cela ufake abanye futy o live please
@thumelani4
@thumelani4 Күн бұрын
No autotune lana mfana
@mphilisenisithole1508
@mphilisenisithole1508 Жыл бұрын
Into enjena-ke ukudlala bukhona.
@minenhlekhulani4642
@minenhlekhulani4642 Жыл бұрын
Phela wawusuke ufike ekhaya kuMfokaMolo ngolive
@Star-hg1kt
@Star-hg1kt 6 ай бұрын
Live performance yamanje sebayi fake, badlala i-CD LOL
Bhekumuzi Luthuli - Inkanga Ngu R7 (Live At The Baseline) [INTERVIEW]
10:01
Bhekumuzi - Imilanjwana (Live)
5:36
Bhekumuzi Luthuli
Рет қаралды 17 М.
طردت النملة من المنزل😡 ماذا فعل؟🥲
00:25
Cool Tool SHORTS Arabic
Рет қаралды 13 МЛН
ПОМОГЛА НАЗЫВАЕТСЯ😂
00:20
Chapitosiki
Рет қаралды 28 МЛН
Gli occhiali da sole non mi hanno coperto! 😎
00:13
Senza Limiti
Рет қаралды 17 МЛН
managed to catch #tiktok
00:16
Анастасия Тарасова
Рет қаралды 42 МЛН
Zimbizinto
4:03
Bhekumuzi Luthuli
Рет қаралды 45 М.
Sminofu eqhulula amanoni Live Maskand Extravaganza. Mntuyenziwa
30:31
uMgqumeni - isitolo sendoda
4:07
Lungani Hadebe
Рет қаралды 69 М.
Bhekumuzi Luthuli - Amagumusha (Official Music Video)
4:19
Bhekumuzi Luthuli
Рет қаралды 159 М.
Imithente - Ungiyane (Live)
5:26
Imithente
Рет қаралды 341 М.
Izulu liyaduma ft bhekumuzi luthuli
4:19
Mshayi Media
Рет қаралды 54 М.
Bhekumuzi Luthuli - Inqaba Yami (Live)
5:10
Bhekumuzi Luthuli
Рет қаралды 28 М.
Bhekumuzi Luthuli - Sokukhumbula (Official Music Video)
4:42
Bhekumuzi Luthuli
Рет қаралды 103 М.
طردت النملة من المنزل😡 ماذا فعل؟🥲
00:25
Cool Tool SHORTS Arabic
Рет қаралды 13 МЛН