SIKHIPHA IZIMFIHLO | PART 2 | Ngalala nosbali ngizogada izingane zikasisi | S2-EP11

  Рет қаралды 74,809

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Пікірлер: 631
@ntombimlaba
@ntombimlaba 4 ай бұрын
Musa ukuqamba amanga ukuthi kukuphatha kabi ukuthi akusekuhle endlini. Phuma endodeni ka cc wakho nondindwa.Koba mnandi yini uma u cc wakho ezibulala, ngoba uya mstresa NJA!
@PatienceMoyo-be7dp
@PatienceMoyo-be7dp 4 ай бұрын
ungayenzi into ongeke uthande yenziwe kuwe
@ntombizethumiya5866
@ntombizethumiya5866 4 ай бұрын
Sthandwa sami thola umuntu wakho lento oyenza kussisi wakho yimbi mtakwethu zama please iba nozwelo ngiyakucela😭😭😭😭😭😭
@NhleThabetheKhanyile
@NhleThabetheKhanyile 4 ай бұрын
Ungakhali masekungawe kusemhlabeni la .okwenza kucc wakho uzenzela wena .uyothi uloyiwe kusasa😮
@nomthandazoradebe6481
@nomthandazoradebe6481 4 ай бұрын
Wena unakele nje finish wayibonaphi lento oyenzayo mxm
@GloryMvelase
@GloryMvelase 4 ай бұрын
Iskhuni sibuya nomkhwezeli
@thembiprudence4858
@thembiprudence4858 2 ай бұрын
🤞🤞🤞AKUKHO RYT AT ALL....SIBATHEMBE KANJANI BO SISI UMA BENZA KANJENA 😢
@duduphewa-cele8123
@duduphewa-cele8123 4 ай бұрын
Hlala wazi skhohlakali ukuthi angeke ukuthole ukuthula empilweni.UNkulunkulu uthi okuhlanganiswe nguye makungahlukaniswa muntu.Hlala ulindile,izinyembezi zikadadewenu ngeke ziwele phansi.Ngeke ukholwe uma sekunguwe,kuyeza kuyanyelela.
@lihlengwenya7637
@lihlengwenya7637 4 ай бұрын
Sekumele sithembe obani vele mangabe osisi bethu bekwazi ukwenza amanyala anje.
@PatienceVelani-fg4kr
@PatienceVelani-fg4kr 4 ай бұрын
.Baryt abantu bakubalekele ngoba babalekisa abayeni babo kuwe
@zakesdlakadla134
@zakesdlakadla134 4 ай бұрын
this stories of ladies stealing their sisters' husbands is becoming a pandemic this days.
@LindiDhlamini
@LindiDhlamini 4 ай бұрын
Neh
@EdnaSwart-m7g
@EdnaSwart-m7g 4 ай бұрын
As a woman im really sad about this situation Why can't she find her own husband
@ntombienhlemahlaba8368
@ntombienhlemahlaba8368 4 ай бұрын
Hhayini Bo!kulele kunye la!emakhaya,akunasifo,mbulale udadewenu kulungile,uyovuna ngelinye ilanga,phuma phela ephutheni eliwumuzi kasisi wakho,sikuxolele siyi South Africa🤷🏾‍♀️
@JosephineLehase
@JosephineLehase 4 ай бұрын
She must find Hee own guy !!!
@SimlindileMyeni-im2sz
@SimlindileMyeni-im2sz 4 ай бұрын
Usangene ngempela cc ungudevil wangempela
@pinkynonkuselo-fk3mn
@pinkynonkuselo-fk3mn 4 ай бұрын
Ungayenzi komnye umntu into ongasoze uthande xa isenziwa kuwe😢 Word of the day
@ZonkeCele-t6r
@ZonkeCele-t6r 4 ай бұрын
Songaze ube isitha sadadawenu ngenxa yomuntu wesilisa kwasekuphele amadoda vele ukukhohlakala okuphendiwe lokhu wakwenza
@AneleXaba-n1j
@AneleXaba-n1j 4 ай бұрын
Sengyayibona into eyenza kth abantu babulalane bezalana🤞ukuba uyenze Kim lento bengzokukhohlwa nokth sizalwa ndawonye... Ubunja nje lobu, isbindi sakho ntombi uchaza amanyala🙌
@PrudenceButhelezi-k5k
@PrudenceButhelezi-k5k 4 ай бұрын
Nguye Lo cc ongafaka ischitho udadewabo mina Ave ngisizonda lestory
@NomasontoMthiyane
@NomasontoMthiyane 4 ай бұрын
But still usafuna indoda yakhe cha uyinyoka nje😢
@PhilliosMadonsela
@PhilliosMadonsela 4 ай бұрын
Ngumthakathi Lona yhuuuu
@sthembisomkhize1734
@sthembisomkhize1734 4 ай бұрын
On behalf of amadoda naye ubhuti Lona uyinja
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 4 ай бұрын
Uyinja cc uncolile 😢😢😢
@ThandoMagidigidi
@ThandoMagidigidi 4 ай бұрын
True😊
@ThandoMagidigidi
@ThandoMagidigidi 4 ай бұрын
​True
@PhilliosMadonsela
@PhilliosMadonsela 4 ай бұрын
Hambo wakha owakho umzi neyakho indoda hayi neka Sisi wakho ude uthi makehlise umoya njani umenza isilima sakho 😢😢😢😭😭😭💔💔💔💔💔💔💔uyathakatha wena
@khanyiehmnisi3239
@khanyiehmnisi3239 4 ай бұрын
yoh ukhohlakele cc😢
@RoseHlatshwayo-fb2tq
@RoseHlatshwayo-fb2tq 4 ай бұрын
Ngabe nawe ucala impilo yakho nomuntu wakho phuma edodeni yaka sisi wakho.
@buyisiwenzima5639
@buyisiwenzima5639 4 ай бұрын
Lona udlala ubushimane nje
@thandiwekubheka8471
@thandiwekubheka8471 4 ай бұрын
Abakulomuzi othi uyowuvusa abakufuni kanti uyoshadela e home affairs ukotize kuphi. Uma engakujikela usbali osuthembele kuye yedwa uyokhalelaphi. Izingane zikasisi wakho soze zikuthande. Zincenge dear uphume la its not worth it.
@PrudenceButhelezi-k5k
@PrudenceButhelezi-k5k 4 ай бұрын
Kaz kwakuphele amadoda yn uze udle indoda kacc wakho cha ekhohlakele cc wabantu
@ZonkeCele-t6r
@ZonkeCele-t6r 4 ай бұрын
Yebo into edinayo kulo cc uyaxolisa kucc wakhe kodwa usaqhubeka nocbali wakhe indoda kadadewabo
@ZuziweNcayiyana
@ZuziweNcayiyana 4 ай бұрын
Kufanele bangakuthandi abantu awaphephile amadoda abantu kuwen 😅
@Nolundi-x7u
@Nolundi-x7u 4 ай бұрын
Uyinja kasisi wenja ungenakanjani kuthiwa odingeki ufuna amanzi abilileyo ngoku ungucc wena nja yooo uyathakatha cc uyindla indoda ngenkani yooo ungupoyizini onenyawo rhaaaaa
@phathimoyo6380
@phathimoyo6380 4 ай бұрын
Lezo nduku otshaye ngazo u cc wakho zizakubopha impilo yakho yonke khona zizajika izinto impilo khona izaziveza lakuwe
@lindokuhlefrederickhlongwa8115
@lindokuhlefrederickhlongwa8115 4 ай бұрын
Nami ngivumelana nabantu ukhohlakele Sisi,Karma is coming on your way.
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 4 ай бұрын
I LOVE YOU COMMENT ❤❤
@ThandiMbambo-o7m
@ThandiMbambo-o7m 4 ай бұрын
So painful ukuthathelwa udadewenu indoda akusiyo into encane lentombazane iyanyanyisa and ibukeka free ngalento. Angisayiphathi ekasbari udoti both of them 🗑
@boniwesauli-mdleleni1711
@boniwesauli-mdleleni1711 4 ай бұрын
Hay ukhohlakele Shame usenesbindi sokuphinda uye endlwini yakhe
@boniwesauli-mdleleni1711
@boniwesauli-mdleleni1711 4 ай бұрын
Ngaske atshate omnye umntu uSbali not wena
@ThaboJulia-qu3jz
@ThaboJulia-qu3jz 4 ай бұрын
Usisi wale sifebe lesi angavumi ukuthi angayi kwakhe maka ngekho ase msebenzini ngoba uzo mdlisa nabantwana futhi ungu sathane ophila emhlabeni,usesi wakhe amenzele i protection order
@dinnydee7576
@dinnydee7576 4 ай бұрын
My sister move on and find someone else😔 for the sake of relation with your sister and the entire family.
@dinnydee7576
@dinnydee7576 4 ай бұрын
@@shirleysamela2902 family is important, hope the sister can forgive this betrayal in time
@unesugasa495
@unesugasa495 4 ай бұрын
Namanje usakhohlakele skhohlakali somtwesfazane ungambulala wena usisi wakho
@zanellesun1534
@zanellesun1534 4 ай бұрын
Eeeh efuna lrNdoda ibheke yena...
@phelongcobo3402
@phelongcobo3402 4 ай бұрын
UDevil Lo rubbish
@ncamisilencami5614
@ncamisilencami5614 4 ай бұрын
Uyanyanyisa shame ushimile kakhulu cc
@NosiphiwoMemani
@NosiphiwoMemani 4 ай бұрын
Wow before ngibuke Ncelukuth umuhle Stufuzaah U r Glowing Mamakhe❤❤
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 4 ай бұрын
Stufuza kazwelonke suyakuthanda mfe2, woza nazo ❤❤❤
@dudumlityalwa7248
@dudumlityalwa7248 4 ай бұрын
Waze wakhohlakala cc,uze uya actor ngathi ukhuluma kahle ubukhohlakele mxm😢😊
@PhilliosMadonsela
@PhilliosMadonsela 4 ай бұрын
Usisi wakho usazombulala wena ndiyakubona 😭😭😭💔💔💔nawe uyoze uyive lento oyenzayo thixo impela
@ANM-xi6on
@ANM-xi6on 4 ай бұрын
Ibuhlungu kakhulu lendaba Stuffuza mntanam Asinakothuka xa emonyusile ngoba kuninzi azakwenza umngcolele 😊kakhulu
@preciousnoko6621
@preciousnoko6621 4 ай бұрын
Yah eish umlimazile udadewenu noma kungathwa uyahlukana nosbali kodwa ucc wakho uhlale wazi umbulale ephila , kodwa ngoba uyaxolisa let's hope uzokuxolela 1 day udadewenu
@MamtamboNyanga
@MamtamboNyanga 4 ай бұрын
Kanti Thina kumele sithembe Bani kunzima nhakodadewethu hayi kubi Jesu
@en1575
@en1575 4 ай бұрын
Ligqwrirhakazi eli kudals lamonela udade wakhe since childhood
@moselamile8355
@moselamile8355 4 ай бұрын
I won't choose a man over my sister never, kodwa ke angeke ngi shate KwaZulu-Natal.
@maggymoyo8296
@maggymoyo8296 4 ай бұрын
New pandemic, women love yourselves,niyeke ukuthakatha ,if it's not osbali ,it's friends!
@NHLANHLOMDLULI
@NHLANHLOMDLULI 4 ай бұрын
NIKHOHLAKELE NOSBALI WAKHO
@nomthandazotshabalala6512
@nomthandazotshabalala6512 4 ай бұрын
Nje nami ngisho njalo, ukhohlakele ulethe ubufebe izingane zika Cc wakho zona zizothini, sieves wena nikhohlakele noSbali wakho.
@staceyndlovu5277
@staceyndlovu5277 4 ай бұрын
😢😢😮😮😮ujabuliswa.uku chitha umuzi ka sisi wakho, hambo funa eyakho sichitho sentombazane😮 habee uze une pride ngalokho
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 4 ай бұрын
Muhle stufuza futhi uyathandeka ngikubonile izolo kutiktok ❤❤❤
@BusisiweMuthwa
@BusisiweMuthwa 4 ай бұрын
Sawubona cela ungikhombisa yena please 🙏
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 4 ай бұрын
@@BusisiweMuthwa unjani cc angiyiseyivile sorry
@BusisiweMuthwa
@BusisiweMuthwa 4 ай бұрын
Yebo cc ngiyabonga
@thembinkosidube3918
@thembinkosidube3918 4 ай бұрын
Lihlazo lelo, Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge, impilo Dakoo...
@pulengnthoba-vg3bh
@pulengnthoba-vg3bh 4 ай бұрын
Hi cc funa umuntu wakho,uzo thola I peace suka
@witnessmokubung356
@witnessmokubung356 4 ай бұрын
Usbali naye akalungile
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 4 ай бұрын
I LIKE YOU COMMENT
@nbee6217
@nbee6217 4 ай бұрын
Uyena engimsola kakhulu😢. Shuthi ukube kwakufike umamezala ezosiza naye ngabe sekuyintombi yakhe.
@bhojoh777
@bhojoh777 4 ай бұрын
😂😂​@@nbee6217
@NokuthulaMasondo-p1g
@NokuthulaMasondo-p1g 4 ай бұрын
Baphi obujola nabo ngakini yoh uyinja nezinzipho ezimnyama ngaze ngakwenyanya
@priscillangcobo6356
@priscillangcobo6356 4 ай бұрын
CC thola eyakho indoda uyinyoka wena iphi eyakho boy friend usanethuba lokushintsha ngoba awunangane futhi 💔💔💔
@JujuDlamini-k4z
@JujuDlamini-k4z 4 ай бұрын
Ay uyangiwasha we Stufuzaarh ngokubuza imibuzo ebalulekile ubuza uze ubuzele nomenziwa,Cha uyalubamba loluhlelo yongakho sikukhonzile kangaka,ubuhle bakho bendalo angisafuni nokusho ngoba ey ubuhle bakho buyangihlukumeza ngendela Enhle,ay shem uyababa ngane yabantu umona phansi.
@MzoxoloOdwaKhandayo
@MzoxoloOdwaKhandayo 4 ай бұрын
Abanye abantu bazalwe nezikhohlakali,ndiyamvela lo sisi ukuzalwa nenja.
@nkuleshozi727
@nkuleshozi727 4 ай бұрын
Muhle ustufuza
@shemaneexpressdeliveriespt8869
@shemaneexpressdeliveriespt8869 4 ай бұрын
Kuyishwa kakhulu ukuba indoda enoNkoskazi otohoza kude, iqiniso bekumele kube semthethweni kungaze kufe umuntu ngenxa yelumbo...💯
@MpumeZwane-jz5iz
@MpumeZwane-jz5iz 4 ай бұрын
Masekulaxazile usbary ubuye uzosho la akakthand usbary wena uchitha isizungu ngawe nokuth uwu aunt owashayo qha cz sekubonile kuth vele uwumdliwa awnandaba nokuth indoda ekabani # SDWEDWE
@ThembiNomcebo
@ThembiNomcebo 4 ай бұрын
😭😭😭😭😭ibuhlungu lento stufuza mina angiboni ukuthi ngingamxolela ucc wami enze nje ukube i boy friend ngabe kubi kanconywana umyeni ka cc wakhe banezingane nomuzi uwubhidlizile umuzi ka cc wakho kodwa uthi ufuna ukuwakha njani cc uma bekungenguwe bekuzoba omunye wena wakhetha ukuthi kube nguwe omoshayo angamoshelwa ngabanye abantu akubhidlize wena ma usbali ezothatha isthembu indabayakhe no cc wakho leyo awungeni ndawo wena usile nje kwaphela qha😡😡😡😡😡😡😡😡😡
@sihloniphilebhebhe3178
@sihloniphilebhebhe3178 2 ай бұрын
Worse, uxolisa kodwa eqhubeka and akazmisele ukuyeka, ufuna ukwamkelwa abe umfazi. Uzoxola njan usis wakhe??
@NomasontoMthiyane
@NomasontoMthiyane 4 ай бұрын
Waze wamuhle ❤stufuza
@NtokozoGumede-h2s
@NtokozoGumede-h2s 4 ай бұрын
Uyisikhohlakali cc .unesibindi.uqeda injabulo kacc wakho.ungabomethemba umuntu kulomhlaba.izwe liphenduke enye into.ngiyawesaba umhlaba.kanti sophephelaphi me kunje ezweni
@nkosimathisithole9977
@nkosimathisithole9977 4 ай бұрын
Uxolisani usaqhubeka nendoda kadade wenu yini oyixolisayo skhohlakali
@tkmtshali
@tkmtshali 4 ай бұрын
Cc Karma knows the address and the direction. Okwakho Kuyobe kuphindaphindwe kalishumi. Hope r ready!!!!!!!
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw 4 ай бұрын
And uyokufica usisi endlini uyokwenzenjani akushaye aphinde akushaye ubeyimvithilika 😮kuyathusa owakwenza impela sisi kubi
@smashingkidnews1506
@smashingkidnews1506 4 ай бұрын
Eish inzima lendaba ngihluleka nokuphawula Yeyi Emshadweni Mina ngiyabonga
@thandiweveronicabhengu3756
@thandiweveronicabhengu3756 4 ай бұрын
Ibuhlungu ngazozonke izindlela ngesthembu nangokuba futy uwudadewabo kodwa ke ngesinye isintu kunalodadewethu okuthiwa inhlanzi ,inhlanzi iyona ekhethwayo kufamily kuty Uma udadewethu egula Noma engekho iskhathi eside .kubizwa yona iyolekelela kosbali iyovala usbali angazaphumele ngaphandle.khona akusizo isimo Uma kungezi nokuthakathana ngoba uyamvusela lomuzi kunomuntu wangaphandle ongabazikahle labantwana.enye inkinga angamzalela losbali cc omncane uThandoh kulabantwana luzokwehla .
@NomveloMsomi-k8g
@NomveloMsomi-k8g 3 күн бұрын
Yeka umuntu kadadewenu Sisi, maningi amadoda emhlabeni.
@surprisendlovu8228
@surprisendlovu8228 4 ай бұрын
Waze wakhohlakala cc
@BlessedJack-gy4rk
@BlessedJack-gy4rk 4 ай бұрын
Yhuu ungcolile Maan sies ude uzixelele
@Lennettmoleleki
@Lennettmoleleki 4 ай бұрын
If you apologize to her leave her man alone
@EdnaSwart-m7g
@EdnaSwart-m7g 4 ай бұрын
I agree
@senzekilendaba2684
@senzekilendaba2684 4 ай бұрын
Cha ubolile sisi shame angifuni ukungasho you betrayed your sister in a very bad way I wish your sister finds a man who will love her namathumbu akhe wena usale naleyo ndojiyana ebolile bese isifuna kuwe isthembu
@jabulilexulu7618
@jabulilexulu7618 4 ай бұрын
Nami ngyakuthuka uyisikhohlakali cc Hamba uyofuna umsebenzi uhlukane nendoda kasisi wakho uyinyoka Wena usazohlupheka akwenziwa kanje ngyakuzonda shame😡😡
@MzoxoloOdwaKhandayo
@MzoxoloOdwaKhandayo 4 ай бұрын
Ikhohlakalelene eminye imindeni ulala kanjani no sbali wakho,xakube sbali uyagula ukhetha ukuthi bagule bonke isifebe sentombazana.
@PianoGaming67D
@PianoGaming67D 4 ай бұрын
Ijooh cc, Yeka into oyenzayo. Karma forget no adress. What goes around will definately come around. Ibuhlungu into ewiyenza kucc wakho nabantwana bakhe. You are destroying their family and they might not forgive you for this.
@ntuthukomhlongo4468
@ntuthukomhlongo4468 4 ай бұрын
Nawo amadoda akhohlakele,cc thola umsebenzi uphume ku sbari
@ThandiweMilicentZikhali
@ThandiweMilicentZikhali 4 ай бұрын
Uyinuku ntombazana ukulala nendoda kacc wakho kuwubunuku nokuxegelwa isimilo awuziqhenyi ngobuntombi bakho sis
@ConfusedAquaticWhale-rm4cl
@ConfusedAquaticWhale-rm4cl 4 ай бұрын
Stufuza I like your incisive questioning style, you are the best. 😅
@dudumlityalwa7248
@dudumlityalwa7248 4 ай бұрын
Akho Milwaukee lah..emyenini ka dadewenu,ubufuna nje ukuyobhidliza umuzi uncolile
@NomsaMashigo-bo5ir
@NomsaMashigo-bo5ir 4 ай бұрын
Ukhohlakele wena kwakuqala ngakugxeka namanje ngsamile ,madoda vele asile kodwa hhayi ukukabha ozalwa naye nd ngyalukhumbula wathi uma aphuma usisi wakho wena vele usuyamthanda uzoqhubeka, nakhona uthi usaya uma engekho usisi wakho kanti yini wayinja kangaka umona awkhokheli ungambulala usisi wakho coz ubona ngathi uyakphazamisa😢😢😢
@Mavis-b7c
@Mavis-b7c 4 ай бұрын
Uyaphambuka wena amadoda maningi uzohlukumeza ucc uchithe nomuzi hambovusa umuzi wakho unesibindi sengwenya
@guguk.p.mngoma8060
@guguk.p.mngoma8060 4 ай бұрын
Khona istory engisibone ku Mamello Zondi lobaba waka Ntombela ocuphe umgodoyi obudla umfazi wakhe, nawe njaaa sengathi ucc wakho angaku gila
@nobuhlekhumalo4018
@nobuhlekhumalo4018 4 ай бұрын
ilento engyishoyo and kungamele engmkhiphi edleke aze afe ngba uyamsukela and uyamkhombisa ukuth akafuni
@khethiwedube4035
@khethiwedube4035 4 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@Thabzo514
@Thabzo514 4 ай бұрын
Udadewenu sisi kwakumele avume nigane nobabili usibali, alikho nje elibi kulokho, ngisho nakudala kwakwenziwa lokhu.
@Ndumndenindumiso
@Ndumndenindumiso 4 ай бұрын
Usangano loyo akathole owakhe umuntu lona uyisifebe uzofeba emzini kadade wabo
@EdnaSwart-m7g
@EdnaSwart-m7g 4 ай бұрын
I don't blame her sister for being angry Imagine your sister Who do you trust😢
@MzoxoloOdwaKhandayo
@MzoxoloOdwaKhandayo 4 ай бұрын
Nam ndiyakuzonda andikwazi kodwa nje ndiyakuzonda uthatha indoda ka sisi wakho.
@ElizabethNyandeni
@ElizabethNyandeni 4 ай бұрын
waxolisa kanjani usazimisele ngokuchubeka naye usbali wakho ayizwakali indaba yakho cc ncono uthule ungasho ukuty uyaxolisa ngoba vele kuyacaca ukuthi nawe angeke umlahle ngoba no ccwakho seyazi ay nawe kodwa 😭😭
@PhilliosMadonsela
@PhilliosMadonsela 4 ай бұрын
Awushelwa wena ufuna lendoda Ka Sisi wakho 💔😢😢inoba ikhona inkinga lapho kuwe weeee ntombi
@KhuseloSetman
@KhuseloSetman 4 ай бұрын
Kodwa nawe sisi sewungade ungene esithembini nosisi wakho ukhohlakele marn
@motholizzy6551
@motholizzy6551 4 ай бұрын
Mina sisi ngiyakunyanya🤞
@PhilliosMadonsela
@PhilliosMadonsela 4 ай бұрын
Ooh uyabona kanti ukuthi Ku wrong kodwa awufuni kwenzeke kuwe rhaaaaa usile yaz futhi uyathakatha ngeke usazobona uzosokola thixo wena
@buyibuyi6706
@buyibuyi6706 4 ай бұрын
Yeyi skhathele inazi Febe kanti ziqoqwaphi zonke lezi ezgcwele umhlaba zyogcina la hhayi nazo febe ogogo okncane awsazi amahliphihliphi😏
@NonkululekoNonkululeko-t7i
@NonkululekoNonkululeko-t7i 4 ай бұрын
Kuya caca umdlisile usbari wena skhohlakali ayikho into ezoklungela ndyakuqalekisa
@MfanufikileThango
@MfanufikileThango 4 ай бұрын
Kodwa losisi namanga akamthandi sisi wakhe ngeke wenze kanje kanti yamthanda sisi wakho hamba kini ntombi hlukane nomkhwenyane kasisi wakho.
@ThulaniEnock-c7i
@ThulaniEnock-c7i 4 ай бұрын
😢😢 uyisifebe shem ntombazana ndini lento oyenzile naloyosbali wakho okhohlakele 😢😢😢
@PhumlaRadebe-cp2lc
@PhumlaRadebe-cp2lc 4 ай бұрын
Yeka indoda ka cs wakho oe💔,ngoba uzoze ukhulelise myeke manje kusenethuba aibo kanty yini ngawe cs,abafana bengaka emnyango aibo kahle Bo
@GuguNzama-yi3mh
@GuguNzama-yi3mh Ай бұрын
Usekhulelwe losathane already ukhohlakele
@masellosethusha4947
@masellosethusha4947 4 ай бұрын
Saying sorry but still doing the wrong thing!!!! Kanjani? Stop hurting your sister because your loyalty should be with her and not your selfish behaviour. Hai Boh sisi hlukana nendoda yaka sisi. How do you apologise but continue with the behavior?
@MandeezaNdebele
@MandeezaNdebele 3 ай бұрын
Uyayangisa ntomboo uyaqina mpela ngendoda kaSiswakho😢😢
@siphesihlengubane5987
@siphesihlengubane5987 4 ай бұрын
sisiwakhe yehlisa umoya nibambe umendo ngoba indoda ayiphili ngowesfazane oyedwa ngoba kwabaye uyovika ichicho mhlampe ufenokufa
@NokuthulaEthel
@NokuthulaEthel 4 ай бұрын
Wena uwunaxolo ngabe sewunomaqondana wakho ohlw
@Mavis-b7c
@Mavis-b7c 4 ай бұрын
Vele ungu Develi hamba wolwa nabanakwenu bazokukhombisa
@lamanyosienterprise
@lamanyosienterprise 3 ай бұрын
What goes around turns around....ukhohlakele hamba uyozingela owakho.Nalosbali wakho uncollected.
@PhindileTshezi
@PhindileTshezi 4 ай бұрын
Good question kyazwela makuza kuwe sfebe
@AmandaCele-p8f
@AmandaCele-p8f Ай бұрын
Zingane zakwethu nikhohlakele, ilokho nje engisukuma nako😮nesbindi sakho sokumubiza ngo Sbali yet umbatha naye😮
@NontobekoS-cd9bg
@NontobekoS-cd9bg 4 ай бұрын
mna ngisasho njengba abantu ukhohlakele kakhulu fthi wenze ubulwane kakhulu wena hamba uyofuna umsebenzi uthola indoda ykho uphume ekubulaleni umuzi ka cc wakho ngba lento nawe ngke ukwazi ukuyimela uyasihlanzisa nje singabantu besifazane awuthembakele fuh naleyondoda ayikwethembi uhluleke ukwethembeka kowakwenu phela abantu ngke bakwazi ukuzisondeza kuwe ngba ngze uthathe amandoda abo ngifisa ukubona ukuth ibuhlungu kanjni lento oyenzile
@FikileKhumalo-e9e
@FikileKhumalo-e9e 4 ай бұрын
Ey kona kunzima ukudla nocc wakho esitshen sodwa bakith Kaz ngingenzenjan kuyin😢
@SimlindileMyeni-im2sz
@SimlindileMyeni-im2sz 4 ай бұрын
Ngingamfakela isichitho ukuze engaphinde ethathe amadoda abantu
@NomawisileMthembu
@NomawisileMthembu 4 ай бұрын
Benza kahle bahlehla abantu wabenza ubunja ,awuzuthola Bangaan la ungusathane onje khohlwa ,umuntu wesifazane ongenanembeza uyiphulile inhliziyo kadadewenu maan yeses
@SolaniKim-nf2xg
@SolaniKim-nf2xg 4 ай бұрын
Namanje ukhohlakele and ukhohlakele sengathi udadewenu engakucupha ubole ngaphansi
@PhindileTshezi
@PhindileTshezi 4 ай бұрын
Uyisifebe.ntombazane uyingulube hawu ubatsuwa kabi sbali wakho phooo wawuvele.umhalela ngulube ndiniiiiii sies
@SamuMabila
@SamuMabila 4 ай бұрын
Angifuni kungasho sis intfo loyente ku sis wakho inuhlungu 😢😢.....besewungaze wente intfo lenjena kutengati yakho ? Kodvwa hhayi yakwetsembisa sis usbariii satokuletsela lotokwelama n uyva buhlungu kwendlula u sis wakho🤞🤞🤞🤞🤞
@NomawisileMthembu
@NomawisileMthembu 4 ай бұрын
Angisafuni nokulalela ngiyiqede leshow, Stifuza ngcono esinye istori ayi lesi,siyacasula
@Sibahle_Mdletshe
@Sibahle_Mdletshe 4 ай бұрын
Kuworse ngoba uwena, if omunye umuntu bekuzobangcono..hlukana nosbali uyeke ukubhidliza umshado kasisi wakho. Useshilo wathi akakwamukeli, mhloniphe uphume emshadweni wakhe. Usbali ngeke akushade.
@wandamadlala8458
@wandamadlala8458 3 ай бұрын
Ukhohlakele cc wena awumthandi u cc wakho njengoba usho .ufuna kumbulala nje ngabe wena uyophelelaphi 😢lezingane za cc wakho zona zizothini ngawe ngoba phela lento oyenzayo ubulala uma wazo.unesbindi nje sokubuyela lapho ufuna kumbona nje afile😢 lo cc wakho wena skhohlakali somfazi nalezingane uzogcina uzibulele wena ukhohlakele if umthanda u cc wakho njengoba usho hlukana nendoda yakhe kwakulapho nje ufunani ngoba kumele uhlalele kude nabo.kube kuya ngami ngabe uyashishwa wena dodi
Интересно, какой он был в молодости
01:00
БЕЗУМНЫЙ СПОРТ
Рет қаралды 3,5 МЛН
Cheerleader Transformation That Left Everyone Speechless! #shorts
00:27
Fabiosa Best Lifehacks
Рет қаралды 14 МЛН
WHY MINA?? S2||EP 1// AYIPHELI EYEZELAMANI ESEYAHLULA ABAFUNDISI
2:03:44
UHLANGA MEDIA
Рет қаралды 162 М.
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngazithola sengilala noMama uMfundisi
26:24
Blaqlife TV
Рет қаралды 122 М.