Wonke umuntu engilala naye uyafa | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1 - EP24

  Рет қаралды 196,489

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Пікірлер: 537
@thuly462
@thuly462 8 ай бұрын
Ngyawabona amacomment abant bagxeka abant besfazane ukuth abayeke ukuthanda izinto kant lendaba ayikho mayelana nokuthanda izinto mesesifikile nj leslwan esamba nalobhuti sizokuthatha akuyi ngokuthi uthandizinto la usuke usudonswa yisona islwan mayethi hambani niyendlini bese uyahamba akekho umunt ongenza leyonto akufice kashoprite ethi hambani nawe bese uyahamba cha kusebenza iylwane😮😮😮
@sithokozilethoko7814
@sithokozilethoko7814 8 ай бұрын
That's the truth abazenzi Nkosiyami
@VensonKhumalo
@VensonKhumalo 8 ай бұрын
This is really satanism
@PhindileMadi
@PhindileMadi 8 ай бұрын
Icacile nje mfethu
@PhumiMahlangu-cl4nl
@PhumiMahlangu-cl4nl 8 ай бұрын
Kanti nenzani lapho e KZN?😮
@SiphosethuThandwayinkosi
@SiphosethuThandwayinkosi 8 ай бұрын
Khona kunzima, kushuthi kufanele ninciphise ke nezintambo okhalweni
@ThembiChritina
@ThembiChritina 8 ай бұрын
Kodwa Smakade😢 moyoyingcwele sifihle njalo ngaphansi kwe sandla sakho somusa🙏🙇
@AphroditeSmith
@AphroditeSmith 8 ай бұрын
Amen 🙏
@makathabzo
@makathabzo 7 ай бұрын
Amen
@KoketsoMnguni-l2w
@KoketsoMnguni-l2w 5 ай бұрын
Amen 🙏🙌
@McpGolf4.2
@McpGolf4.2 2 ай бұрын
Yooo
@ItumelengQueenMaduna
@ItumelengQueenMaduna 8 ай бұрын
Yiko ngiziphilela single haaaaaa ngicela ukuzikhonzela inkosu uJesu
@NkosibonileNgwane
@NkosibonileNgwane 8 ай бұрын
Asithwelesonke😅
@nolwazisiyaya1281
@nolwazisiyaya1281 8 ай бұрын
Awusiyo futh x yamuntu?ngoba khona nesama x
@NanaNana-gq7rx
@NanaNana-gq7rx 8 ай бұрын
😂ungihlekiselani mara "part" Ka Nkosi Jesu😂
@mzwandiletyolo6518
@mzwandiletyolo6518 8 ай бұрын
@ncumisancumisa7961
@ncumisancumisa7961 Ай бұрын
Umkhonze endlini cc ngb kunzima nasezicaweni
@ItumelengQueenMaduna
@ItumelengQueenMaduna 8 ай бұрын
Heeeeeeeeee niyabona manisho nithi lezintambo ziyanivikela niyezwa manje only de name of Jesus will help u guyz
@BukiweQha
@BukiweQha 8 ай бұрын
Zibiza into ezimdaka lesintambo zabo yhooo andfun nomntana onentambo mna.
@fikidube1236
@fikidube1236 8 ай бұрын
Ukuthwala wokunye ukuthakatha okuvela kusathane. Ukuthakatha kuyizinhlobo eziningi usathane aziletha kubantu abathanda imali. Izwi likaNkulunkulu lithi, imali iyimpande yakho konke okubi, abayithandayo bazigwaza ngeminjunju eminingi. Konke okuvela ezandleni zikasathane kunokufa phakathi. Izwi likaNkulunkulu lithi, *usathane uyinyoka endala umbulali wabantu kwasekuqaleni.* Abantu imali bayifuna ebumnyameni. Kungcono kakhulu ukusebenza uhole loku okuncane ngoba uyakhululeka. *UKUTHWALA KUYISONO ESIBHUBHISAYO* Bonke labantu besifazane asebefile akusibona abakho, abakaNkulunkulu. Uma ufika phambi kukaNkulunkulu uyofike uthini? Iminyaka iyabaleka njengethunzi, uzozibona usumile phambi kukaNkulunkulu ungazi nokuthi ufike nini nakanjani.
@MyNosti
@MyNosti 8 ай бұрын
Powerful words Bhuti, ndikuve ngqo entliziyweni. Abantu banamhlanje bayathakatha..bathanda izinto zalomhlaba. Abamoyiki uNkulunkulu..nyani, siphila kwintsuku zokugwibela😕
@bontlebaloyi5757
@bontlebaloyi5757 5 ай бұрын
Amazulu nama Nigerian badinga uJesu imagine umuncome yane god protect all the ladies Jesus ndlozilami yenza show ukuthi ngingahlangani nabo abatwele please
@nokwandamangaliso2800
@nokwandamangaliso2800 16 күн бұрын
Ukhuluma udoti ishow ibased edurban ukuthwala kukhona yonke indawo
@NkosinathiSpengane
@NkosinathiSpengane 8 ай бұрын
Isikhathi sibe siningi koda kunombuzo obalulekile ongabuziwe ukuthi lendoda iqale ukuthwala kumuphi unyaka ,njengoba ibibulala iviki neviki nje .
@lydiapuseletso1009
@lydiapuseletso1009 8 ай бұрын
My brother you will pay for all this souls...
@OkuhleMlamla-jk8bm
@OkuhleMlamla-jk8bm 8 ай бұрын
😢
@KholekaNkosi-is4hw
@KholekaNkosi-is4hw 8 ай бұрын
Definitely
@randysambo3684
@randysambo3684 7 ай бұрын
Those
@CynthiaMasilane-qm8to
@CynthiaMasilane-qm8to 6 ай бұрын
He has to repeat and too good Jesus Christ will forgive his sins....he just have to recieve him as his savior 🙏
@CynthiaMasilane-qm8to
@CynthiaMasilane-qm8to 6 ай бұрын
And do good
@ThembileBhengu
@ThembileBhengu 8 ай бұрын
Angisafuni, angisafuni 😂😂😂😂😂😂😂
@Mashudu97
@Mashudu97 8 ай бұрын
i think the sangoma used Truecaller here😂
@davidkhoza9256
@davidkhoza9256 8 ай бұрын
Jah this true
@KholekaNkosi-is4hw
@KholekaNkosi-is4hw 8 ай бұрын
Vele
@KonvictIbra
@KonvictIbra 7 ай бұрын
😅😅😂😂😂😂
@SilindilePromise-qz5kv
@SilindilePromise-qz5kv 7 ай бұрын
Kodwa ungihlekiselani😂....vele usebenzisa yona
@Frickflims
@Frickflims 7 ай бұрын
😂😂😂 Truecaller or WhatsApp has a name on the number
@NcamisileMbatha-sv8xb
@NcamisileMbatha-sv8xb 8 ай бұрын
Ngidabukela izingane zethu zamantombazane ezikhulayo kuzothwalwa ngazo 🥺😩🙆‍♀️
@GivenSunduza
@GivenSunduza 8 ай бұрын
Yooo kunzima cc ingane zethu xm 😢😢😢
@Wele1012
@Wele1012 8 ай бұрын
@NcamisikeMbatha: Kazi zizozifihlaphi ingane zethu zamantombazane
@NomathembaMhlongo-z4q
@NomathembaMhlongo-z4q 8 ай бұрын
That’s why we need to pray 🙏 harder for our children, we living in a cruel society.
@TrustChipeta
@TrustChipeta 3 ай бұрын
😢😢😢😢😢😢😢
@thuli507
@thuli507 8 ай бұрын
uyaphela Zulu izithwalo...
@AndyGeeeeee
@AndyGeeeeee 8 ай бұрын
Uphelile already
@ThembileBhengu
@ThembileBhengu 8 ай бұрын
As for ukuphumela ngaphandle uyolanda izilwane ongazazi 😂😂😂😂😢
@sphola.mzeke7223
@sphola.mzeke7223 8 ай бұрын
Eyy 😂😂😂😂😂😂
@AffectionateGazingIguana-tx1gj
@AffectionateGazingIguana-tx1gj 8 ай бұрын
Lento bafethu ibuhlungu coz kufa Abantu abangazi lutho abangakaze becabange ukuyothwala abazihluphekelayo abadinguthando angatholi lutho ekuthwaleni kwakho abafayo beshiye IZINGANE zabo zincane Wena ezakho udla nazo umnotho 😢😢😢😢😢😢
@SimphiweZondo-v6e
@SimphiweZondo-v6e 8 ай бұрын
ngelinye ilanga uyophendula ku Jehovah
@NondumisoMtetwa
@NondumisoMtetwa 8 ай бұрын
Kazi owaphi locc owabanebhadi kwathathwa insila yakhe, Kobe niyezwa bocc kushuthi umuntu kubele abendoda ykhe e-straight ungaze uhlangane nezimbila zithutha emholwa emhlophe phambi 🤞🙆🙆🙆
@bonniek-bikwayo8937
@bonniek-bikwayo8937 8 ай бұрын
Lesi isifundo esihle sokuthi, Thembeka kumyeni wakho or Nkosikazi wakho!! Awazi ongase udibane nakho emnyango
@masiwakhemapuza8169
@masiwakhemapuza8169 8 ай бұрын
Nditshatile mna amantombaza ndiwabuka je okwempahla shop😂
@vavahlwempu7105
@vavahlwempu7105 4 ай бұрын
​@@masiwakhemapuza8169awunamali
@BukiweQha
@BukiweQha 8 ай бұрын
Hayi bhuti ubaqedile abantu yhini yhini Nkosi ngenelela 😢
@xolileamahle9433
@xolileamahle9433 8 ай бұрын
Guyz mjolo must fall if kunje kulomhlaba
@MpumeZwane-jz5iz
@MpumeZwane-jz5iz 8 ай бұрын
😂 nkinga Noma ngangajoli njengobesho begcoba into afike Sethi hambani ay kuth zokshela uzokthatha
@nolwazisiyaya1281
@nolwazisiyaya1281 8 ай бұрын
But le is not about umjolo cz uvele athi asambe siye ndlini
@KholekaNkosi-is4hw
@KholekaNkosi-is4hw 8 ай бұрын
Yazi ngithuli ngicabanga loko coz the way kungakhona uzoqoma umuntu othwele ungazi bese yafa.
@ElizabethMasoka-b2i
@ElizabethMasoka-b2i 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂
@fikidube1236
@fikidube1236 8 ай бұрын
*UJOBE 27:8* Liyini ithemba longenaNkulunkulu, nxa enqunywa, lapho uNkulunkulu esusa umphefumulo wakhe na? @@@@@@@@@@@@@@@@ *UJOBE 5:8-9* Kodwa mina bengiyakumfuna uNkulunkulu; kuNkulunkulu bengiyakubeka indaba yami yena owenza izinto ezinkulu ezingaphenyekiyo, izimangaliso ezingenakubalwa
@vusibonginkosi9255
@vusibonginkosi9255 8 ай бұрын
Kunzima angithi thina esingenamali amantombazana awasifuni buka kwenzakalani ngenxa yokuthanda imali kakhulu
@DumisaniZola
@DumisaniZola 8 ай бұрын
Kungcono ngoba akabadlwengili, baziyela bona kuye bemqome ngoba befuna imali. Amantombazana azophela ngenxa yokulandela amadoda anemali. 😢
@Lil_Bae2Smart
@Lil_Bae2Smart 8 ай бұрын
Lo mbhem akakhulumi ngokuqomana uth ugcoba into ebusweni ath asambe and ngeke unqabe. Lalelani before nibhale ai niyayibandisa inkulumo yomuntu
@IshmaelsiyabongaNcube
@IshmaelsiyabongaNcube 7 ай бұрын
Wena Bhudi sure ungabanesibindi sokuba kublacklive Tv suqede imphefumulo yabantu uqalekisiwe lokuhleka uyahleka akuhlekisi sithwele izinto zabesifazana osubaqedile imali yemphefumulo yonke leyi
@vuyiswastofile940
@vuyiswastofile940 8 ай бұрын
Hi guys....ayi kunzima shame emhlabeni
@siphontuthuko3106
@siphontuthuko3106 8 ай бұрын
Ayi ngane yakwethu ayishayi ngakhona nkunzi, awumubuzi ukuth usenze ngamalini isithwalo, amaphupho akhe amuphethe kanjani? Ukuya eZimbabwe kuyimalini ukuzama ukusikhipha imalini naye imali uyithola kanjani , imalini sekuphele iminyaka engaki asithatha isithwalo.
@musasithole2307
@musasithole2307 8 ай бұрын
I think he should have asked coz he usually does with others, now I have more questions than answers
@NonkululekoNonkululeko-t7i
@NonkululekoNonkululeko-t7i 8 ай бұрын
Andifuni kwa Ndoda ndiryt ndisinglevakho kwanto ethi ndiiii oh ndyabonga Nkosi ngokuba single yhuuuu akusenzima bawo ,Jehovah reya oleka
@njabulodadjsa
@njabulodadjsa 7 ай бұрын
Eybo ngamane nghlale nghlupheka straight 💔👐
@thembiprudence4858
@thembiprudence4858 8 ай бұрын
Zonke nje izithwalo azikho ryt🤞🤞
@MadlomoKeleme-pc4wz
@MadlomoKeleme-pc4wz 7 ай бұрын
Qinisi 😢
@thanditsita1876
@thanditsita1876 25 күн бұрын
😮😮😮jooo ntate molimo jooooo maphelo a rona a tsietseng
@ThembileBhengu
@ThembileBhengu 8 ай бұрын
Yabona eish abantu abahambe beqoma l can feel for them 😢😢
@WandaNjongo-dl5vz
@WandaNjongo-dl5vz 8 ай бұрын
Lento angeke uyivike ngoba lesilwane sisuke sikhethe wena
@SibusisoKhoza-b3r
@SibusisoKhoza-b3r 8 ай бұрын
Yingakho Uma uphila emhlabeni awukwazi ukungabi nalapho uthembela khona. Uma uthembela emthini, edlozini kuJehova, qinisa kakhulu lapho. Cabana intombi yakho ihlangana nalento Kuba ngathi yisifebe Kanti yilezilwane. Asiqineni kubi emnyango
@bongekilencane7060
@bongekilencane7060 8 ай бұрын
Ukube umuzwe kahle, ugcoba umuthi owenza ungali uvume uhambe naye uye endlini, kufana nokuthi uyakuthakatha.
@thuly462
@thuly462 8 ай бұрын
Lobhuti akaqonywa ngek ungitshelukuth umunt ungamazi nhlobo athi asambe syendlini ilezinto zakhe eziyenga abantu besfazan ayi ngoba besuke bemqoma
@lettiemshengu6603
@lettiemshengu6603 8 ай бұрын
Jah, neh kunzima phandle la
@musawenkosielias7542
@musawenkosielias7542 6 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu kulomhlaba ayibo
@sivuyilemphoco7325
@sivuyilemphoco7325 8 ай бұрын
Yho its bad outside there, abantu kmele baxwaye uma behlangana naleygwili.
@SeboleloSomlaai
@SeboleloSomlaai 4 ай бұрын
Hey amazulu most ba thanda imali😢
@ntombifuthimthabela672
@ntombifuthimthabela672 8 ай бұрын
Naleliga lokuthi umuntu uyafa esikhundleni uyashona yikho usathane ebusa
@liotlonoblephakisi4682
@liotlonoblephakisi4682 8 ай бұрын
Re leboha ka lenaneo le monate le re bulang mahlo jwalo ka Ma-Afrika. Tswelang pele le re buleng mahlo ka ditaba tsena tsa bohlokwa... Ho rwala ho buima buima buima.
@LindaSibeko-j2v
@LindaSibeko-j2v 8 ай бұрын
Nothing for Mahala ... God is free😊
@CynthiaMasilane-qm8to
@CynthiaMasilane-qm8to 6 ай бұрын
Amen 🙏 Jesus Christ paid the debt.....we must give ourselves to him for free ❤
@Lisakhanyakonza
@Lisakhanyakonza 8 ай бұрын
Yhoooooo bayaphela KwaZulu kuthwala🙆🤔
@zamekilekukhanyamjiyakho3017
@zamekilekukhanyamjiyakho3017 4 ай бұрын
Hawuuu! Kanti bakutshela ukuthi every week wena mele ubulale umuntu wesifazane😭😭😭😭😭
@pinkydlamini9414
@pinkydlamini9414 8 ай бұрын
Hayi booo these adverts are super long but i didnt skip just to support you guys❤
@JessieShenxani
@JessieShenxani 23 күн бұрын
Kungani nibafihla labantu bhuti kunzima emhlabeni yo ❤❤❤
@lelokokobile6273
@lelokokobile6273 4 ай бұрын
Eish ibuhlungu lendaba nani bo grl yekelani yekelani ukuzishaya phambili mna ngifuna indoda enemali😢
@sphola.mzeke7223
@sphola.mzeke7223 8 ай бұрын
Ukuthwala nje vele konke akulungile 😢😩😫
@princessnonoe1947
@princessnonoe1947 6 ай бұрын
Ay kunzima ezweni
@SihleBiyela-h2z
@SihleBiyela-h2z 3 ай бұрын
All over d world most ppls bathwele u Mzulu, Xhosa, Tswane Suthu ngeke ngibaqeds
@thulilemakamu4496
@thulilemakamu4496 7 күн бұрын
All tribe
@NolwaziMpala
@NolwaziMpala 8 ай бұрын
Ayiiii chaaaa ngeke 🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️😢
@kholekantose
@kholekantose 8 ай бұрын
Mna ke i ndoda enemali eninzi hayi andiyifuni tu xrm thandah umntu oo poor fana nam isityebi andisiceli xrm 😭😭😭😭
@zeeelove9259
@zeeelove9259 8 ай бұрын
Nami lamadoda anemali eziningi chaaa ndyabonga 🏃‍♀️🏃‍♀️🏃‍♀️
@NomfundoMbokazi-je7qq
@NomfundoMbokazi-je7qq 8 ай бұрын
Antifungal ngisho ehamba ngemonto
@masiwakhemapuza8169
@masiwakhemapuza8169 8 ай бұрын
😂😂
@nklaasiq-uc3lw
@nklaasiq-uc3lw 4 ай бұрын
Becarefulooo pray for the right person suitable for you
@CynithiaMnyandu
@CynithiaMnyandu 2 ай бұрын
Lona othi amaZulu n Nigerians ibona abathwele amanga aluhlaza hla,wonke umhlobo kukhona abathwele,kahleni ukukhuluma amanga ghaaaa
@SandileDlamini-k6z
@SandileDlamini-k6z 4 ай бұрын
Nawe mele ujeze uzufe usubulele impefumul engaka 💔💔😪😪ngenxa ye Mali nje
@thembinkosidube3918
@thembinkosidube3918 8 ай бұрын
Sawubona we bhudi, Hayi Thina Siyaphila. Angithi uma uthatha isithwalo usuka uthi wena awuna ndaba Na lutho into oyifunayo yimali nje Cha, Hawu Nkosi u Shembe naba abantwana bakho baduhile,balahlekile nezwe, Ma Mafrika Amahle Asibonge impilo ❤...
@busisiwegumede953
@busisiwegumede953 8 ай бұрын
Hawuuuu Kristu sihawukeleeee imiphefumulo engaka Jehooovaa 😔😔😔💔
@BusiMbatha-m9m
@BusiMbatha-m9m 2 ай бұрын
Kuyayiwa kuboka Jesu🤞bayomiswa phambi kwakhe,bazilande zonke 😭😭
@PhilileMalevu
@PhilileMalevu 8 ай бұрын
Shembe Nyaz Lwezulu siza baba kubi la emhlaben wakho😢😢
@sisiphovanessa7827
@sisiphovanessa7827 7 ай бұрын
Azi bangaphina nkosi lobhuti ubulele kangaka ebesazi yena ubawondla into yakhe bethinyama nkosi kumabhinqa azi victims zamadoda athweleyo❤
@User-g5g3f
@User-g5g3f 8 ай бұрын
Yooooh ai siyosaba ukujola.... Ai
@CheerfulChameleon-zp2uq
@CheerfulChameleon-zp2uq 8 ай бұрын
Yendoda awufuni ukuphuma ngebhokisi kodwa kudala ubulala abantwana babantu wenja😂
@ndilisekoquvile2517
@ndilisekoquvile2517 6 ай бұрын
😂😂😂😂
@TsakaniSejanamane
@TsakaniSejanamane 3 ай бұрын
John3v16 john10v10 john14v6 1john4v4 john10v30 Matthew 6v33 revelation 12v11 Hosea4v6 luke1v37 luke 10v19 AMEN ❤❤❤
@NomathembaMbhamali
@NomathembaMbhamali 8 ай бұрын
Nkosi Jesu Kristu sifohlele ake uzambule kubantu bakho ukuth ikhambi likuWe as igama eliphakanyiswe phezu kwamagama onke ezulwini nasemhlaben ,kwangath ungafumana uJesu Kristu mntanam 😭🙏🙏🔥🔥🔥🔥
@EMhlongo
@EMhlongo 6 ай бұрын
Iyoo yekani ukuphungulela abantu impilozabo Nina abathanda imali abathwele nabaseza kuthwala ngeke sibenayonkito sonke' emhlabeni unkulunkulo usdale ukuthi singafani 🙌🏾
@nothilekhuzwayo7284
@nothilekhuzwayo7284 3 ай бұрын
Shono ukufa kuchithakele nje ezweni yilezi thwalo Jehovah 😥🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️💔🙏🏾
@eliasmatlhomola6831
@eliasmatlhomola6831 6 ай бұрын
This one is a serial killer 😳 yoh
@mpumempumelelo5347
@mpumempumelelo5347 8 ай бұрын
Abantu bakwazi ukugcina umthetho wenyanga ukuze bathole imali.bahlulwa ukugcina umthetho ka Nkulunkulu ukuze baphile bafethu Nani bodade uNkulunkulu Uma ulalela imthetho yakhe izinto ziyalunga Noma ungeke uyigcine yonke ngoba singabant basemhlabeni.yekan ukukhetha ubumnyama uJehova ukhona.
@nomzamomoloi1085
@nomzamomoloi1085 8 ай бұрын
💔💔💔💔💔 ja neh I'm out of words iyoo ai xem kuRough😢 ukuthanda imali konke lokhu okukwenza ungabi nandaba kanje😱 I wonder mingakhi iminyaka ubabulala
@selbylebyane6266
@selbylebyane6266 6 ай бұрын
Life is hard let's not blame him we all try anything to survive some they work but some they don't have that job #Let's pray 😢
@ThabileFisani
@ThabileFisani 8 ай бұрын
Kodwa Jehova buya Mvelinqangi
@NoziphoMkhize-pp6vn
@NoziphoMkhize-pp6vn 8 ай бұрын
Isimanga sabo bonke labantu bezithwalo bayakusaba bona ukufa...imagine uyabala How He killed wonke lamantombazane kodwa yena udinga usizo engazofa...Selfishness Boetie kakhulu...mina I wish bewungezwa ubuhlungu kancane kancane ungafi akubuyele wonke lamantombazane athi walale...wonke...Anyway judgement is never ours...kodwa wena uyi serial killer kaninginingi...uzokubona okwabonwa uSawule...
@lynnethdube6775
@lynnethdube6775 8 ай бұрын
Amadoda ase kzn kumele ayohlala kwelinye iplanet (saturn)
@KanyisaGodlo
@KanyisaGodlo 8 ай бұрын
Yhoo yha ne ungumbulali shem
@njabulokhuzwayo
@njabulokhuzwayo 8 ай бұрын
Indlondlo yese isthwalo
@NhlanhlaNcube-e4v
@NhlanhlaNcube-e4v 5 ай бұрын
Yhoo bhuti ubabulele abantwana babantu ngoku sekumele kufe wena sekuyikinga hai nikhohlakele sheim kodwa ninesono ezulwini ngeleyi thwalo zenu
@NkosibonileNgwane
@NkosibonileNgwane 8 ай бұрын
Umasibeshela singenalutho bathi asina wow so basazophela kulokuthanda imali😢
@NolwethuNtsangani
@NolwethuNtsangani 8 ай бұрын
Ohh ndoda yhini abantu abangaka😢
@bonakelesibuyisilemathenjw8009
@bonakelesibuyisilemathenjw8009 8 ай бұрын
Inyanga ine true caller
@siyabongagoqo3992
@siyabongagoqo3992 8 ай бұрын
Hhawu ngeyngane zethu cha. Ukhona ngepipi la klungile kodwa ezulwini kyayiwa 😢
@Bestmoviescenesofficial
@Bestmoviescenesofficial 7 ай бұрын
Washo uBig zulu ukuthi ngizowulanda eZimbambwe lomuthi khonale ko Bulawayo 😢
@nikkimasuku8042
@nikkimasuku8042 8 ай бұрын
Bengingazi ukuthi eZimbabwe kulenyanga ezithwalisayo ,ngithi kumbe ngokwangapha eS A
@vincentgumede1833
@vincentgumede1833 8 ай бұрын
Up Schaka
@MbhazimaJulius-sg5jt
@MbhazimaJulius-sg5jt 7 ай бұрын
Ku zima ku bhuti,mara I Mali yi mnandi.ur the devel it's Ur contract U sign alone.😅😅😅😅
@MzwandileMhlongo-v1n
@MzwandileMhlongo-v1n Ай бұрын
ngicela ukubuza ukuth kusho ukuthini ukuphupha ex yakho uyibone ime nomunye umfana kodwa wena kade uhamba nayo bese kuba sengath kunento like isigxobo lomfana uyame ngaso bese intombazane kube sengath ibamba lesgxobo bese kubambeka umfana ngiyibuke intombazane ishawe amahloni .bese after lapho uyibone isimile nabantu ababili oweslisa nowesfazane like abazali bomfana kube ngath bashelela lomfana bese ngiyibiza izekancane ubone nje ukuth ayfuni .mase ngiyobheka lana okumele iqhamuke khona ngibone sengath ivele yajika empompini yazikhela amanzi amancane ngesgubhu yajika .bese ngiyibiza isath iyahamba bese iyeza but ubone nje ukuth iyaziphoqa ukuza kimi. kuchazani lokho
@sebedlile-topic1787
@sebedlile-topic1787 7 ай бұрын
Kubi 💔💔
@thobekani60
@thobekani60 8 ай бұрын
Ningathwali bafethu😂
@matlakalamagdeline
@matlakalamagdeline 8 ай бұрын
Ndoda yifa ayikho nje enye indlela kuziliwe kweminye imizi because of Wena yifaaa ndoda Musa nje ukubalisa ziphelile ingane zabantu nkosi Yami 😢😢😢
@MzungapheliMatyeni
@MzungapheliMatyeni Ай бұрын
Abantwana babantu abangaka yhoo 😢😢
@ANM-xi6on
@ANM-xi6on 7 ай бұрын
❤Ndifunda lukhulu kuyoyikeka amazila angaka inyembezi zabazali ziwele phina KwaboRIP benyoka yobutyebi kwezo veki zigeqayoSomandla ima ngenyawo kubuhlungu😅😅
@mamsiemakubo2770
@mamsiemakubo2770 8 ай бұрын
Serial killer ye sithwalo 😢
@malebtop9720
@malebtop9720 8 ай бұрын
@mamsiemakubo2770 kahlekahle 😢😢😢
@User-g5g3f
@User-g5g3f 8 ай бұрын
True and maybe baningi abanaso lesthwalo may God protect us
@malebtop9720
@malebtop9720 8 ай бұрын
@@onsokumaru4663 izandla, amakhala, umlomo nezinyawo njeee...
@malebtop9720
@malebtop9720 8 ай бұрын
@@beltarngwenya umalgaju kahlekahle
@EdnaSwart-m7g
@EdnaSwart-m7g 6 ай бұрын
😢😢😢​@@malebtop9720
@nomvulalangasiki3927
@nomvulalangasiki3927 7 ай бұрын
Kungcono ukuzifihla egazin likaJesu qha qwaba...He is the only Savior
@LiyemaMpande
@LiyemaMpande 5 ай бұрын
Yhooo kubi moc
@sakkiemaseko5126
@sakkiemaseko5126 8 ай бұрын
Ngeke Ndoda kungcono uzidele wena, kunokuthi kufe abantu abangaka
@SeboleloSomlaai
@SeboleloSomlaai 4 ай бұрын
Umtu akayazi athembe ubani yooh!!!
@sabzamabuya1243
@sabzamabuya1243 7 ай бұрын
Yhoooooo kwanzima emhlabeni kajehova
@PulengTsoaela
@PulengTsoaela 7 ай бұрын
Joo my brother u dnt get tired by that time hai you brave man cz of money
@HellenRamogohlo
@HellenRamogohlo 5 ай бұрын
Yhoooo jesu asikaphephi simantombane kulo mhlaba wethu😭😭😭
@MathaboMwale
@MathaboMwale 8 ай бұрын
Yooooh hle most of the people who like this STHWALO are the ZULU people,, yooh ngyawesaba amadoda ama Zulu😢...God give them the spirit of Repentance....
@nokuthulamkhize8877
@nokuthulamkhize8877 7 ай бұрын
How do you know that?
@GogothembiMthembu-wq9cd
@GogothembiMthembu-wq9cd 7 ай бұрын
Are you sure?
@NonkululekoShabalala-x5p
@NonkululekoShabalala-x5p 7 ай бұрын
Udakiwe Wena mnxm..Sotho people and Xhosa people they do it .ungazodakwa Wena slima
@babongilengcobo7080
@babongilengcobo7080 7 ай бұрын
Gcina umbono wakho kuwe awaz lutho umhlaba lo sesbone lukhulu thina kuphela abakhulumi ngako abnye intuthuko aykafiki kubo nje Swaziland thula nje sazi abntu abathwele ogabhadiy thula nje
@jenniferngwenya1410
@jenniferngwenya1410 7 ай бұрын
it's not true you can be surprise not only Zulu's
@ThaboLebo
@ThaboLebo 6 ай бұрын
That was very great thing
@MaggieMotaung
@MaggieMotaung 7 ай бұрын
💔🔥😭😭ebohloko
@KwaneleMemela-p4t
@KwaneleMemela-p4t 2 ай бұрын
Uyeza muhla wokuphela bhutiwami lapho yokujezela futhi yofika bekulindile iziqalekiso zabafelokazi inyembezi zentandane. Ngikubekile phambikwakho
@QamataShange
@QamataShange 8 ай бұрын
No comment. Sicela usizo oluphuthumayo kubalaphi bendabuko. Kwanele sicela baphile abantu inyngane zabantu
@ThandiweKhuzwayo-k8s
@ThandiweKhuzwayo-k8s 8 ай бұрын
Waze wabola bhuti wabantu
@bontlebaloyi5757
@bontlebaloyi5757 5 ай бұрын
Ilwane azina mercy 🥺 ziyalaya njezona cos bokumele zifune ilwane nje ngazo than ama gazi abatu abangena maxala..abangena ngisho Nemali jo 💔 😥 ubulele ngaki sikhuluma ngomama abashiya abatwana ngencayakho hayi suka..so if sinetambo we need to be careful usathane akahlulwa hilutho uya destroy struu and uyabona eee
@carolmaagwesonnymoyo
@carolmaagwesonnymoyo 4 ай бұрын
Saphila nzima singabesifazane bantu yho😭😭😭
@moraleofthestory
@moraleofthestory 8 ай бұрын
kant wawazi bazofa!🙆🏽‍♀
@NtombileNgcobo
@NtombileNgcobo 8 ай бұрын
Speechless
@Dah-e4x
@Dah-e4x 8 ай бұрын
KwaZulu-Natal kakuqonwa...indoda yomzulu baleka ungayimeli loba isincenga kanjani
@BawinileMagubane-x1c
@BawinileMagubane-x1c 8 ай бұрын
Hhayi bhuti hamba uye ka Masango bazokusiza Echibini akukho okungalapheki
@MaureenTMasola-xm5mf
@MaureenTMasola-xm5mf 8 ай бұрын
Waze wanenhliziyo embi bhuti wabantu,kazi wena uyofa kanjan😢😢😢
Cheerleader Transformation That Left Everyone Speechless! #shorts
00:27
Fabiosa Best Lifehacks
Рет қаралды 16 МЛН
IL'HAN - Qalqam | Official Music Video
03:17
Ilhan Ihsanov
Рет қаралды 700 М.
Inyanga yase mtuba engudlwenguli iyalandelwa
9:23
Mavelas
Рет қаралды 15 М.
angisilali ebusuku ngadla imali yomfana wrong UPHILAKANJANI Ep62
19:26
ufuna usizo othwele nge contract Yempilo yemnyaka azoyphila
28:31
BantuTV_ONE1
Рет қаралды 929 М.
UPHILAKANJANI usisi walanda into yomcebo yamjiikela Ep26
15:11
Nethezeka TV
Рет қаралды 92 М.
Cheerleader Transformation That Left Everyone Speechless! #shorts
00:27
Fabiosa Best Lifehacks
Рет қаралды 16 МЛН