SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngabulalisa umfwethu owayengibhale emafeni | S3-EP10

  Рет қаралды 55,211

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Register Link: ebpartners.cli...
USE Promo code: BLAQ50
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#secret #betrayal #trust

Пікірлер: 407
@nobuhlentuli-y8j
@nobuhlentuli-y8j 14 күн бұрын
Hayi abantu banezimfihlo ezinzima langaphandle, umhobholo usathane lowo,😢😢 ngenze nkosi ngamukele engínakho
@Zeelovezee
@Zeelovezee 14 күн бұрын
Khe ndizbuze ukuthi ekhaya zikhona yhini na iimfihlo!!!!!!
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 14 күн бұрын
Ezinye kumele ufe nazo futhi 🤞🤞🤞🤞🤞
@BonganiSbiya-g8h
@BonganiSbiya-g8h 14 күн бұрын
Igazi Lomuntu liyakhuluma
@zukisabooi-hh6mt
@zukisabooi-hh6mt 14 күн бұрын
Satan was there that time manje is gone kusele umuntu yedwa😢help us Lord❤
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 14 күн бұрын
Yohhh!!!😢😢😢 true!💔
@nomsamahlangu-nz4lg
@nomsamahlangu-nz4lg 14 күн бұрын
Ungu sathan yena kuphelile manje uzakekile
@prettydube5440
@prettydube5440 14 күн бұрын
Uqinsile ukhona usatan
@thabilebock2231
@thabilebock2231 12 күн бұрын
Iyacasula lento ngisho usatana unamahloni surely.
@akhanyamzwakali
@akhanyamzwakali 14 күн бұрын
Uyaxoka zange uthi bamethuse wathi wena mabambulale
@DuchessofSA
@DuchessofSA 14 күн бұрын
Lixoki eli
@MantoeShangase
@MantoeShangase 14 күн бұрын
Namanga vele wathi abambulale skhohlakali somfana
@ThabileNoma-z4z
@ThabileNoma-z4z 14 күн бұрын
Vele babengeke benze into angayishongo nakhona mayedutshulwa umuntu vele phela uyabulawa lowo Muntu 😢
@SiphamandlaJalibana
@SiphamandlaJalibana 14 күн бұрын
Ngivumelana nawe manto
@pearlbuthelezi2341
@pearlbuthelezi2341 14 күн бұрын
Nami ngisho njalo unamanga nje wayevele ethe akabulawe uselokhu engingiza la ekhuluma into engekho
@nontokozomadlala1002
@nontokozomadlala1002 14 күн бұрын
Ya unamanga wathi abambulale ngoba efuna amafa 😢😢 Ey kwaze kwanzima emhlabeni😒💔😢
@Yvonne-bv3fy
@Yvonne-bv3fy 14 күн бұрын
Ah ah yebo 😢
@NikuthulaGasa
@NikuthulaGasa 14 күн бұрын
Unamanga wena awshongo ukuthi bamthuse washo straight ukuthi bambulala awbheke uze uyangingiza okushokhona ukut ubusacabanga amanga mgodoyi yabona njengoba uzo confess awlali ebusuku kudlala I horror movie emaphusheni akho skhohlakali ndini logadifa lona waze wanginyanyisa sukaaah
@amandamthembu2139
@amandamthembu2139 14 күн бұрын
Yey uLungstar uyabaqondisa labantu ngembuzo yakhe
@buyisiwenzima5639
@buyisiwenzima5639 9 күн бұрын
Good questions from Lungsta
@NkosinathiGumede-x1t
@NkosinathiGumede-x1t 14 күн бұрын
Siyabonga sisi ngembuzo yakho emihle 😢😢😢
@masthuli2565
@masthuli2565 14 күн бұрын
"Nam ngfuna ukuzenzela igama" "Ngangfuna bamthuse" "Benza as i hijacking" "Ngangfuna abe disable" "Kwakudingeka mina as beneficial" Mbulali musa ukusenza ingane wakuhlela konke ukufa kukabhuti yeka kusinyela nj BHEKIFA NDINI😢😢😢😢😢...uphila ngamandla omunye umuntu kaze ujabula kunjan izandla zinegazi
@buyisiwenzima5639
@buyisiwenzima5639 9 күн бұрын
Yinto abeyihlelile vele,I just wish ukuthi adilikelwe ijele ,aze afele khona
@akhanyamzwakali
@akhanyamzwakali 14 күн бұрын
Yhuuu umntaka mamakho pho uyinja wena ufanele ufele ejele
@buyisiwenzima5639
@buyisiwenzima5639 9 күн бұрын
Inja enkulu kabi
@Siyabulela-h4i
@Siyabulela-h4i 13 күн бұрын
You are lucky to get ubuti okuthandayo ...akubekele imali ...ayisebenzela kanzima ...Wena uhleli endlini...uncolile
@QadiNyuswa
@QadiNyuswa 14 күн бұрын
Namanje usaqamba amanga kodwa uzama ukuthola ukuphumula ebusuku. Usazolithwala itshe mfo, iqiniso elimsulwa elizokukhulula.
@buyisiwenzima5639
@buyisiwenzima5639 9 күн бұрын
Very true
@Thabzo514
@Thabzo514 14 күн бұрын
Kufanele u anti wakho avele akubizele amaphoyisa sikhohlakali ndini!!!
@NonhlanhlaDlamini-c4f
@NonhlanhlaDlamini-c4f 14 күн бұрын
U anti wethukile akasethembi ngempilo yakhe
@tracydube7693
@tracydube7693 14 күн бұрын
Litsho ukuthi izinto esizizwa lapha ziyenzeka ngempela cha lathi siyayidinga counseling 🙌🙌
@sikhanyisiwendlovu4161
@sikhanyisiwendlovu4161 7 күн бұрын
Kakhulu siyayidinga mpela counselling
@siyandamzobe5825
@siyandamzobe5825 14 күн бұрын
Siyabonga kakhulu ngalezi nhlelo zakwa blaq life TV sifunda lukhulu
@ThabileFisani
@ThabileFisani 14 күн бұрын
Ungasho uliphinde sifunda everyday
@DuchessofSA
@DuchessofSA 14 күн бұрын
​@@ThabileFisanisiloko sibabazile
@MoralityNgwenya
@MoralityNgwenya 14 күн бұрын
Siyabonga kakhulu ngaloluhlelo ,siyaluthanda kakhulu ❤
@tamarandziweni8862
@tamarandziweni8862 14 күн бұрын
Lungsta needs counseling, I swear. These confessions are out of this world!😮
@PoliteDube-f5h
@PoliteDube-f5h 14 күн бұрын
Unamanga wathi bambulale, unesibindi esibi
@AyandaMajola-ow6qs
@AyandaMajola-ow6qs 14 күн бұрын
Nje
@MpumeButhelezi-oq2ey
@MpumeButhelezi-oq2ey 14 күн бұрын
Wamuhle lungstar❤
@monwabisitekete6190
@monwabisitekete6190 14 күн бұрын
Imali is a big problem to our families..we want easy come
@GuguNhlapho-bx1yp
@GuguNhlapho-bx1yp 14 күн бұрын
Yhoo ukhohlakele wedoti ngathi angakupokela uzufe uyinja🙄🙄😎
@MondeRaseobi-s4v
@MondeRaseobi-s4v 14 күн бұрын
Haibo !Haibo! Auntie bathong y wena🙆😭 mara Askies tell Umdeni Auntieza 😭💔
@NompumeleloJobe
@NompumeleloJobe 3 күн бұрын
Inkinga u anti ubona ngath naye uzongel enkingen ngoba akalwaz naloluhlelo no BlAQLIFE
@AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr
@AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr 14 күн бұрын
Unamanga lomfana,,into emlethe lapho hukuthi umufi uyampokela tshotsho,,, sumbulala uzomdinga,,haaaaaaa
@thabilebock2231
@thabilebock2231 12 күн бұрын
Nje😢
@Zeelovezee
@Zeelovezee 14 күн бұрын
Yiko Eyam imali ndiyidla ndisaphila Leyi ngane uzishiya nelifa kanti liyodla unyaope or bathenga omahosha ngemali yelifa ukuphumla ngekhe ukubone
@PinkyShezi
@PinkyShezi 4 күн бұрын
that pain yokucabangela ingane yakimi kanti uzimbela ithuna😢😢😢😢
@thokozileshandu9484
@thokozileshandu9484 14 күн бұрын
Umona, nokungamukeli nakho yini eyakuhlula usebenze, udle izithukuthuku zakho ungaze uncamele ukut kuchitheke igazi lomuntu owakshiyela ibele. Waze wanzima Umhlaba😭😭😭
@promisenomthandazo2020
@promisenomthandazo2020 14 күн бұрын
Kuyomsiza Anty akhulume emndenini kusemanje ngoba meke wathula nalento.kuyothi mzukwana iphuma kobe engathi naye wayehlangene nalomfana .
@maureenndlovu7915
@maureenndlovu7915 14 күн бұрын
Unamanga uyakupokela ubhuti wakho
@Khula99
@Khula99 14 күн бұрын
It’s like auntie akafuni ukuba umfakazi 😂
@NomsaSimelane-l1s
@NomsaSimelane-l1s 3 күн бұрын
Only 2021 up to manje imali seyiphelile sathane womfana ukube ubonile izinto ezisheshayo they dont last moreover ngendlela ebuhlungu kangaka
@mandlandlovu8287
@mandlandlovu8287 14 күн бұрын
Awuu waze wayinja mgodoyi wevila voco 😢 negative lakho pho
@VuyoBooi-f3g
@VuyoBooi-f3g 14 күн бұрын
I love anties loving heart love 💕 u makoti u are a darling ❤❤
@dainahthoko2481
@dainahthoko2481 11 күн бұрын
Hhayibo Hhayibo Hhayibo, kunini ngithi Hhayibo 😢😢
@PinkyMnisi-p7p
@PinkyMnisi-p7p 13 күн бұрын
Lungstar cc ngithanda indlela obuza ngayo imibuzo kuzwakala kahle kithina esilalele ❤🙏
@QalakusnaSoneni
@QalakusnaSoneni 14 күн бұрын
Ayicha wakuhlasela umona bo uze ukhipha isdumbu somuntu obekwazi ukukuthwala ungafuni ukusebenza umona ifa lezichaka
@asiphemfabane-hd9pd
@asiphemfabane-hd9pd 14 күн бұрын
Usathane uyaziphekela so beneficiary funeka siyifihle bcz wow wow
@ayandadube1063
@ayandadube1063 14 күн бұрын
Injalo nje
@nostymbiza3544
@nostymbiza3544 14 күн бұрын
True hey n sibhala ingane zethu
@LindiweDayizana
@LindiweDayizana 6 күн бұрын
Ukhuluma amanga, wathi mababulale, hamba ejele sikhohlakali ndini
@KHlophe
@KHlophe 14 күн бұрын
Wuuu Nkulunkulu Tsetselela, ubulala bhutwakho ngendzaba yemali.😢😢 Akakukhame ungakutfoli kuphumula!!!!
@princessdube195
@princessdube195 14 күн бұрын
Sinamanga leskhohlali vele akasho ukuth ubhuti uyampokela not ukuth udliwa unembeza cz if benawo unembeza bengezake ambulale umfo or afise ukumlimaza 1 thing pple.should learn rather know ukuth umntu kajehova aka bulawa njalo ayikho inyanga engakusiza for ukugeza ukubulala jus suke kutenporaly ingakho ubona abanye bangabulala Kanye uvele umntu abulale njalo BT ekucineni iqinisi liyavela ngoba igazi lomuntu liyakhuluma akulona Gazi lembuzi
@nomsamahlangu-nz4lg
@nomsamahlangu-nz4lg 14 күн бұрын
Iphelile imali usuya gonyuluka Kazi ubelala nayiphi intombazane iyogezwa jesu
@kholekantose
@kholekantose 14 күн бұрын
Siyalubonga oluhlelo ngoba siva izinto ezinzima ebantweni 😢😢😢😢
@NoziphoNxele-kv4dg
@NoziphoNxele-kv4dg 4 күн бұрын
Unomgobholo awukho right I jail likufanele ungabulala u brother wakho ngenxa yemali for ukuzijabulisa
@MehlokhoziHoldings
@MehlokhoziHoldings 14 күн бұрын
Mbonge uJehova mphefumlo wami ,ngiyayithanda inhliziyo Yami ngoba unembeza uyasebenza ,ngisho bengenze kabi angizenngingafisa ukubuyisela kangakanani ke sengicabangela umuntu ukbulala 💔
@gainndlovu
@gainndlovu 14 күн бұрын
Lungstar my best presenter!! Our Courts requires ppl like you ❤
@MduduziNgubane-k5s
@MduduziNgubane-k5s 14 күн бұрын
Haibo! Haibo! Haibo!😮😮Cha syofa sibabaza!
@ThulisiweKhuzwayo
@ThulisiweKhuzwayo 14 күн бұрын
In 2 years usuqede imali yamapolicy, imali yepension, imali yeservice. Ubhuti wakho yena akasekho. Waze wayenza into eb'hlungu
@Khanyi-t2x
@Khanyi-t2x 13 күн бұрын
Akayisebenza yiko ayiququda mhlampe akasanayo isho Ianda le😢😢😢😢
@missl5571
@missl5571 14 күн бұрын
Ay sifunda lukhulu la yooo😮
@AnnaMavuso-i2b
@AnnaMavuso-i2b 14 күн бұрын
Uyokubulala kwawena Aunt RIP yinja le
@nomsamahlangu-nz4lg
@nomsamahlangu-nz4lg 14 күн бұрын
Fuzeke kunga sondeli muntu phambi kwakhe uyi ngozi embi kabi
@PhumelelesheshileZulu
@PhumelelesheshileZulu 13 күн бұрын
Yabona lobhuti akasabazi ubuthongo usefisa konke ngisho engabosha useready ngisho engashona udelile manje
@ThabileFisani
@ThabileFisani 14 күн бұрын
I like your questions Lungstar ❤
@EmmahSlindile-pt3ot
@EmmahSlindile-pt3ot 11 күн бұрын
Oh wow wena ufuna ukuphumelela kodwa yena wambona efanelwe ukufa uyajabula bhut we nhliziyo embi ende sathane ndini
@ThembekaZuma-l9b
@ThembekaZuma-l9b 14 күн бұрын
😢unyanyisa loBhuti angikwazi nokuqide lento yakhe kumele aboshwe bandla ngeke aiybooo,ngiyazi akusiko okwami ukuhlulela kodwa ubolile bandla nginaye uBhuti ongayenza lee
@SlindileMpendu
@SlindileMpendu 13 күн бұрын
😢😢😢umbulala kanjani umuntu okwazi ukuhlalanawe phansi akutshele ngezinto zakhe umbulala kanjani..why ngobani
@dinnydee7576
@dinnydee7576 14 күн бұрын
Haai thought 2025 will be better, neeh its pouring badly its not even funny. How do u kill someone who takes care of u for temporary enjoyment😢this is sooo sad shem and now i dont understand if aunty want to keep the secret further .... Part 2 please
@NoziphoMbulwana-fj4bd
@NoziphoMbulwana-fj4bd 14 күн бұрын
Nice questions 😢😢😢😢😢 Yanzima indaba yemali kulomhlaba , ukhohlakele 😢😢😢😢
@Bongani-j9u
@Bongani-j9u 14 күн бұрын
Musu mbulala uzomdinga, ngelinye ilanga uzomdinga - Brenda Fassie
@bonisilenzimande8672
@bonisilenzimande8672 14 күн бұрын
Lomfana uzwakala ekhulu nje ukuthi kwasitori asikhulumayo useyasakha nje kahle, kahle washo point blank ukuthi umfowabo abamubulale. Sad indeed😢
@PontshoKhanye
@PontshoKhanye 14 күн бұрын
True .....ngyayizwa nam lento...akakhulumanga iqiniso nje lo
@JabulileMndaba
@JabulileMndaba 13 күн бұрын
Usungazi umbulale ubhuti wakho pho🥹😢unga Sathane uqobo lwakhe
@thohsotobe493
@thohsotobe493 14 күн бұрын
Sikhohlakali !!!!!💔
@112-q1x1t
@112-q1x1t 14 күн бұрын
There are some things money cant buy..😢
@MamoketeTshabalala
@MamoketeTshabalala 14 күн бұрын
Imali impande yesono
@thalithamngomezulu457
@thalithamngomezulu457 14 күн бұрын
Igazi lomuntu liyakhala. Liyasho ibible ukuthi ngezikhathi zokugcina abantu bndenikuyoba yizona izitha zakho
@WisemanMeyiwa-h9k
@WisemanMeyiwa-h9k 14 күн бұрын
Uma uthi umuntu akadutshulwe inhloso kusuke kuwukumbuulala. Uhlamvu awukwazi ukulu control, umuntu udutshulwa nge 1 bullet kube sekuphelile. Wena nje wawuvele uhlose ukumbulala umfowenu.
@maureenliphoko4288
@maureenliphoko4288 14 күн бұрын
Uthi wawuyi beneficiary, wawukuhlelile ukumbulala ukuze u benefithe, wawazi kahle ukurhi ayikho imali owawuzoyirhola uma ekhubazeka, khuluma iqiniso ngoba uzokhipha imfihlo ukuze unembeza wakho ukhululeke.
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw 12 күн бұрын
Vele awuzange uthi abamthuse wawuqondile ngoba wawufuna imali kanti abantu banjani uyababhala ngezinto zakho bakubulale igazi lomuntu liyakhuluma
@NomfundoManqele
@NomfundoManqele 12 күн бұрын
Wayenga zele yini kodwa ubhuti mhmmm💔
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 14 күн бұрын
Umuhle msebenzi lungsta❤❤
@ThuliswaNomabhengele
@ThuliswaNomabhengele 14 күн бұрын
Nxaaa angamnqina lobhuti angathi angafa mxmm skhohlakali angathi kungalungi kwanto ayifisayo
@sontochonco469
@sontochonco469 14 күн бұрын
😢aybo uthi bamthuse kuzosiza ngani
@NonhlanhlaDlamini-c4f
@NonhlanhlaDlamini-c4f 14 күн бұрын
Ngaze ngamzwela ubhuti wakho ngokubhalisa isikhohlakali akwethemba wambulala
@ThembisaXakatha
@ThembisaXakatha 14 күн бұрын
Nesibidi lo Aunt safunu kulumà buso nĝobuso lomfana. Kufuneka gèźe lomfana
@SithembeleMsimango-n8r
@SithembeleMsimango-n8r 14 күн бұрын
Ngaze ngakhala jesu😭😭😭💔💔💔
@SueMpofu
@SueMpofu 14 күн бұрын
Imali yi mpande ye SONO::hambha e Jele wena mbulali...
@ThandekaSithole-hj2xd
@ThandekaSithole-hj2xd 13 күн бұрын
Ingqondo incane, uyohlupheka uze ufe 🤞
@Christinah-tj9ts
@Christinah-tj9ts 14 күн бұрын
Sicela upart 2 plz 😢
@SithembeleMsimango-n8r
@SithembeleMsimango-n8r 14 күн бұрын
Unkulunkulu asikhumbule kulamabhubesi bakithi 😭😭😭💔💔💔💔
@nkolisekosamka404
@nkolisekosamka404 14 күн бұрын
Ungunyayo kwedini 😢😢😢😢
@User06709
@User06709 5 күн бұрын
Yhu, sisbhanxa nyani esi. Mgesondliwa nangoku ngubhuti wakhe lo
@confidencendzane5538
@confidencendzane5538 14 күн бұрын
Call the cops.
@Audries504
@Audries504 11 күн бұрын
😂😂😂😂😂 finish
@sizakelengubane-7400
@sizakelengubane-7400 14 күн бұрын
Umona uyisono waze wayenza into ebuhlungu 💔 ngenxa nje yemali
@Mandhlovu
@Mandhlovu 14 күн бұрын
Ukuthanda imali impande yesono😮bizani abomthetho ne van ayolala abaliwe😢
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 14 күн бұрын
Kunezimfihlo okumele ufe nazo 🤞🤞🤞🤞
@NokwaziMhlongo-te1io
@NokwaziMhlongo-te1io 14 күн бұрын
Ngempela ukuthi uphaphawenzani awumazi😢
@nostymbiza3544
@nostymbiza3544 14 күн бұрын
I problem ukuthi igazi lomuntu liyakhuluma
@pearlbuthelezi2341
@pearlbuthelezi2341 14 күн бұрын
Ukuphumula angenakho vele ukube ukuthula unakho ubeyoze afe nayo kwakuyina nhloso leyo kodwake manje igazi lomuntu liyakhuluma alidlali akasalali ebsuku uyamupokela manje ubhut'wakhe
@thokozilemanana6161
@thokozilemanana6161 14 күн бұрын
Not this one mfo. Uyodleka wedwa bakunone uphela kanti ucedwa undofanaye.
@PhumelelesheshileZulu
@PhumelelesheshileZulu 13 күн бұрын
Lutho ukhulunyiswa ubhiti wakhe uthole ukuthi kwabondwa kwabondwa eshonile sekuyisikhathi
@JabulileZwane-w4t
@JabulileZwane-w4t 14 күн бұрын
Ukhohlakele lobhuti ngegazi lakho pho ukuthanda amafa uyindoda ungafuni ukusebenza ufanelwe ijele nje wena
@JacobMabena-ei1mp
@JacobMabena-ei1mp 13 күн бұрын
Haibo! x 20 u anti is shocked
@CynthiaMthimunye
@CynthiaMthimunye 14 күн бұрын
😢😢😢 babaza mama Hai bo
@ThandekaSithole-hj2xd
@ThandekaSithole-hj2xd 13 күн бұрын
Waze wanenhliziyo embi sies😮
@SiphiweMchunu-sr1dz
@SiphiweMchunu-sr1dz 13 күн бұрын
Haw waze wakhohlakala uze umbulale umfwenu ngenxa nje yemali
@BridgetDube-o6s
@BridgetDube-o6s 14 күн бұрын
Yho I KZN I yabhubha nge mpela yho
@sikholiwemadonglo3613
@sikholiwemadonglo3613 11 күн бұрын
As I grow up I keep learning you can never be the grown-up for any hard shenanigans 😢
@nobuhlentuli-y8j
@nobuhlentuli-y8j 15 күн бұрын
Isigaxa😢m waiting
@NompumeleloMartha-q4k
@NompumeleloMartha-q4k 14 күн бұрын
We eeeee 😮 lungstar waze wadelela kulonyaka impela iloku unyaka uqalile nkosi yami uhlangabezana nezi story ezinzima impela. Cha nawe sisi uyadingwa ukululekwa
@PhindileMthombeni-s1v
@PhindileMthombeni-s1v 14 күн бұрын
Umangele ma antiza
@NtokozoGumede-h2s
@NtokozoGumede-h2s 14 күн бұрын
Ungadlali ngegazi lomuntu.umona ngiyawesaba
@ThabileFisani
@ThabileFisani 14 күн бұрын
😭kwaze kwanzima ube nathi babawethu osemazulwini🙏
@raytavares2256
@raytavares2256 14 күн бұрын
Money the root of all evil.
@nostymbiza3544
@nostymbiza3544 14 күн бұрын
Imagine naleyo mali seyaphela
@prettycindi
@prettycindi 13 күн бұрын
Mbopheni😢💔
@ndilezndlela9546
@ndilezndlela9546 14 күн бұрын
Who hires "izinkabi ukuthi zithuse" lol
@MbaleeRadebe
@MbaleeRadebe 14 күн бұрын
Yaz mf2 udlala ngathi lodoti
@Thabzo514
@Thabzo514 14 күн бұрын
R30 000 (R10 000 per person) for ukubulala omunye umuntu!!!! Aze amakhulu amacala, sisazoboshwa bakithi nganeno kwethuna!!!
@SiphoBonginkosi-zz2ov
@SiphoBonginkosi-zz2ov 14 күн бұрын
Nalemali athenga ngayo abantu iyayinkulu kabi. Akusiyena umuntu obeswele kakhulu lona ukuba wayengaze abulale umfowabo. Umhhobholo wangempela lona nokuthanda impilo yobumnandi. AKAMPOKELE!!
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 14 күн бұрын
​@@nonkanyisomofokeng7470😭😭😭😭😭😭😳😳😳😳
@drwolfstripewolverine6057
@drwolfstripewolverine6057 14 күн бұрын
He must be arrested ASAP
@Sisanda345
@Sisanda345 10 күн бұрын
Good questions cc❤
@BusisiweMabaso-u1r
@BusisiweMabaso-u1r 13 күн бұрын
Ay ngiyaye saba eSouth Africa angizazi izinfihlo ezingaka zesihluku 😢😢😢 umuntu abalawele imali yakhe nd uzobulawa umuntu wakubo empeleni laba abalali ebusuku bahlutshwa ilaba abababulala bese kuthi abantu amadimoni uma befile umuntu uyazikhulumela uma umbulali awulali ebusuku kufanele aboshwe lona doti
@QamataShange
@QamataShange 14 күн бұрын
No comment. LUNGSTA WETHU eyi ngyakzwela kuloluhlo unyaka usemanzi kodwa uyavutha. LUNGSTA WETHU sgcwele syachitheka ngawe okumhlophe❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ Kuhphuka BLAQLIFE TV 👋🙏👌👊💘💪🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
@KhethiweMzinyane
@KhethiweMzinyane 14 күн бұрын
Big up sis Lungsta u always asking good questions
BAYGUYSTAN | 1 СЕРИЯ | bayGUYS
36:55
bayGUYS
Рет қаралды 1,9 МЛН
coco在求救? #小丑 #天使 #shorts
00:29
好人小丑
Рет қаралды 120 МЛН
When you have a very capricious child 😂😘👍
00:16
Like Asiya
Рет қаралды 18 МЛН
Ayanda Msweli Foundation | Inzukazikeyi | Episode One
1:08:30
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 56 М.
NGILALWA ISIPOKI, ESAFAKWA UMNGANI WAMI OWANGIGCABA NGOMUTHI ENKABENI.
1:07:20
BAYGUYSTAN | 1 СЕРИЯ | bayGUYS
36:55
bayGUYS
Рет қаралды 1,9 МЛН