Dear Tshatha! Unswempu Impela kodwa Vuka Emaqandeni | Ezikabhoqo | @Dawud TV ZA

  Рет қаралды 21,403

Dawud TV ZA

Dawud TV ZA

Күн бұрын

Пікірлер: 102
@DawudTVza
@DawudTVza 3 жыл бұрын
Utshathugodo unesphiwo esimangazayo, wenza i-radio ibemnandi. Kungabuhlungu uma ngelinye singathola ukuthi ngeke aphinde abe ingxenye yo-Khozi FM. Lokhu kulele ezandleni zakhe ukuthi enze lokho okungayiphuli imthetho yesteshi. Akekho umsakazi omkhulu kunesteshi.
@siphesihlemavuso9741
@siphesihlemavuso9741 3 жыл бұрын
Wenkabi awungisize ngaleTheme song. Ishawa ngubani?
@ngovustudio
@ngovustudio 3 жыл бұрын
Mina nyeke ngisalulalela uma kuhamba uNgobe baqala ngoLinda
@ilawomadodalawo3478
@ilawomadodalawo3478 3 жыл бұрын
We qhawe lam singenza kanjn masfisa ukth usineke ithuba kule Channel yakho ngoba cha ingoma kuthna inkulu n ngthanda umsebenz wakho u professional kakhulu so sngenza kanjn
@isaacmoikangoa5051
@isaacmoikangoa5051 2 жыл бұрын
@@siphesihlemavuso9741 DD&21
@SkitsBySphe
@SkitsBySphe 3 жыл бұрын
You coming with the content now my brother
@umgobhozotv
@umgobhozotv 3 жыл бұрын
🤝 winsizwa mfoka Cele Ubudoda abukhulelwa
@bonganincube6762
@bonganincube6762 3 жыл бұрын
Cha bakwethu iqiniso liyohlez liyqiniso mina nj I support uTshatha 100% yindaba nifun kthiw abaphath baryt nooo umuntu uma ewinile winile nj finish n klaar
@zonkeqina5847
@zonkeqina5847 3 жыл бұрын
uNgizwe wayibeka yacaca wathi SABC ayinankinga inkinga abaphathi bo khozi fm
@mzansiacapellamusicchannel4253
@mzansiacapellamusicchannel4253 3 жыл бұрын
Kwaze kwakuhle eStudio......🔥🔥🔥 uyakhula ngempela Bru wam, ngikfisela inhlanhla
@umgosientertainment
@umgosientertainment 3 жыл бұрын
Wow yayinhle iTopic
@muzijaca600
@muzijaca600 3 жыл бұрын
Kodwa lento ayisho laphaya uTshatha wayengaqali ukuyisho kade ayeyisho nakhona emsakazweni kungenziwa lutho ngayo waba nebhadi nje kulokhu
@smangamthembu6442
@smangamthembu6442 3 жыл бұрын
Udaba lwenu benilibeka in terms of employer-emoloyee relationship ngoko mthetho wabo no Khozi kwaku ngamele, but iqiniso mele lime eMzansi into ewu shidi mele abantu bayazi. At the end of the day lento ilulaza ikhono nokuzikhandla kwabaculi bakithi, lento iyafana nalento yokugwazela Ana ward ushidi lowo, lento iyafana nani eninyusa Ana views e show yenu ngokugxila Kuma topics that expose us abantu abathakathayo and stuff whereas kuningi esingakwenza. Why not a video of umfana omncane owenze kahle ezifundweni? Why not a video of a girl who built-up something from scratch ngethalente?. Ai ngoba ngihlaba ngihlikiza your content, awh kodwa njalo yithi nje no munye ozovula channel izobe I about uMgosi wabantu nokwenza kabi kwabo. Leyontoke ushidi we njengo "Moja love channel" Dawud
@IKHONOLIVE
@IKHONOLIVE 3 жыл бұрын
Umona phansi, niyayenza intoyenu bafwethu 🙌🇿🇦🔥
@emanuelntombela2062
@emanuelntombela2062 3 жыл бұрын
mina angisalulaleli ukhozi Fm ngoba engasekho Ntshatha nosgiya ngengoma awusemnandi
@babomzobe
@babomzobe 3 жыл бұрын
Nice One my Brother 🙌🙌🙌🙌🙌
@excellentzwane489
@excellentzwane489 3 жыл бұрын
Big up Guys Dawud keep it up the Good work ngiyakulandela mfana muhle umsebenzi wakho, to Khathide Ngobe eish ndoda siyakuthanda lakhu mfowam and plz vuka emaqandeni ngempela otherwise uzoxoshwa
@zmakhumalo2926
@zmakhumalo2926 3 жыл бұрын
Iproblem yoKhozi ayinaye umsakazi odlula uTshatha njengamanje . Since engekho ibreakfast show iyabhora uNongcebo akekho muhle kuleshow . UZimdola muhle uphiwe italent lomsebenzi but iskhala sikaTshatha sikhulu. He brings numbers oKhozini iqiniso elingephikiswe lelo.
@hlengzahgoodness5254
@hlengzahgoodness5254 3 жыл бұрын
Iphutha liyenzeka noma kubani uyalidinga ithuba lesibili ngiyathemba ufundile isfundo sakhe kulokhu.
@nomagugumjoli2148
@nomagugumjoli2148 3 жыл бұрын
Nimbuzile yini uTshatha njengoba senikhuluma kangaka nje? Anothola amacala omabili.
@mazwanemazwane3400
@mazwanemazwane3400 3 жыл бұрын
Haybo mina ngizothandaza bangamxoshi uTshatha.nkosi sikelela
@nolumajestytv6074
@nolumajestytv6074 3 жыл бұрын
Love this set up...
@zodwafikile8116
@zodwafikile8116 3 жыл бұрын
Ngicela usizo lwakho bhutiza singakhuluma Private angiqonda ukudukisa izinkulumo zakho kodwa kunento ebalulekile engfisa sixoxe ngayo please please.
@justbrian7216
@justbrian7216 3 жыл бұрын
Thank you for keeping us briefed about okwenzekayo kwelikaMthaniya
@thembinkosimthethwa2136
@thembinkosimthethwa2136 3 жыл бұрын
Niqinisile impela. Kodwa umbuzo uthi Ubani obezokwazisa izwe ngaleliqiniso ukube akashongo uTshatha?
@umgobhozotv
@umgobhozotv 3 жыл бұрын
Hhayi ningalisho niliphinde elokuthi vele ufuna khona ukuxoshwa,kwesinye isikhathi kuncono ukuxoshwa if unezinhloso esithize ukunokuzihambela,ngoba mawuxoshiwe inikwa imali if uzihambele awutholi lutho.
@nhlanhlangcobo1960
@nhlanhlangcobo1960 3 жыл бұрын
Zisatholwa nje imali zokuxoshwa madoda
@umgobhozotv
@umgobhozotv 3 жыл бұрын
@@nhlanhlangcobo1960 ziyatholwa wePholoba,usufuna ukushiya yin 🤣🤣
@nhlanhlangcobo1960
@nhlanhlangcobo1960 3 жыл бұрын
@@umgobhozotv 🤣😂🤣😂 ukuthi ngagcina ngeskhathi sobandlululo ukuzwa umuntu ethi uphunyelwe zimali. Manje sengike ngizwe lena yokulimala engozini yemoto
@umgobhozotv
@umgobhozotv 3 жыл бұрын
@@nhlanhlangcobo1960 zisaphuma sekungaba ukuthi bakuxhophile nje
@nhlanhlangcobo1960
@nhlanhlangcobo1960 3 жыл бұрын
@@umgobhozotv ok mfethu
@hlongwanehlongwane4950
@hlongwanehlongwane4950 3 жыл бұрын
Yimnandi kakhulu le contact yakho I'll love to see more of it. Up Dawud up
@estatebeluga336
@estatebeluga336 3 жыл бұрын
Hhey madoda yayinhle lento eniyenzayo akenihlangane njalo nihlaziye bafowethu nihlaziya kamnandi🥰💯🙌
@phumlanimadida6520
@phumlanimadida6520 3 жыл бұрын
Iqiniso lelo bafethu n uTsatha laye ukwenze lokhoo engathunywe muntu so mina angimeseki
@nolumajestytv6074
@nolumajestytv6074 3 жыл бұрын
We out here...
@phumelelemonica9142
@phumelelemonica9142 3 жыл бұрын
Myeken utshatha izinto zakhe dyamthanda mayebgaphuma phinde ngikulalele ukhoz tshatha1 u100
@1nhlaka
@1nhlaka 3 жыл бұрын
Are u going live?
@fezilehlongwane9511
@fezilehlongwane9511 3 жыл бұрын
As much guys as nimsola uTshatha but what about lokhu okwenziwa ukhozi lokubamba oShwi ngophondo? Kwakuryt lokho ngokubona kwenu. Zikhona izinqumo eziye zithathwe abaphathi but ube wena msebenzi ukubona lokho ukuthi akukho ryt sometimes uyehluleka ukuthula ugcine usukhuluma. Nalo ukhozi aluyeke i corruption.
@Coconuttv22
@Coconuttv22 3 жыл бұрын
Great content Bafo🤝🤝
@sphiwesihlesphiwe3059
@sphiwesihlesphiwe3059 3 жыл бұрын
Guys ukhozi luhamba phambili bt uma lizodlalela komaskandi lizozisola ngoba negagasi seliyazi ukuty sdinga maskandi kulo,and make wamgena we are gone okhozini
@thulanivilakazi1627
@thulanivilakazi1627 3 жыл бұрын
Njengami nami ngise keffini till April okhozini.
@RealTV11
@RealTV11 3 жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@sabelomirloocy1695
@sabelomirloocy1695 3 жыл бұрын
Ngyaphakamisa bafana bakity🙌🙌 ninswempu.
@prettymakhoba8501
@prettymakhoba8501 3 жыл бұрын
Ngivuma nami utshatha uyakhumbuleka Mara selukho wachema nje ayi ayi akasekho mnandi ngaleyondlela 2 . Lobhuti othi indoda kankosazana ayi Mina hlezi ngithi ubhuti wakhe kubuhlungu ke Lokho coz nami 😊😋😍✋
@prophetvundlaithwasalodumo5897
@prophetvundlaithwasalodumo5897 3 жыл бұрын
Hy bhudi ncela i# zakho ngilo msebenzi wami emfisa ungenzele woma
@DawudTVza
@DawudTVza 3 жыл бұрын
0651072007
@prophetvundlaithwasalodumo5897
@prophetvundlaithwasalodumo5897 3 жыл бұрын
@@DawudTVza dank
@prettynxumalo6369
@prettynxumalo6369 3 жыл бұрын
Mmmmm Waze wamusho bo ukuthi iqiniso alifuneki emhlabebeni kuyeza nakuwe nakimi
@thulaneradebe1234
@thulaneradebe1234 3 жыл бұрын
Nami ngisalulaleli uKhozi, angisaluphathi angasaliphathi ke uhlelo uSigiya ngengoma akabuye ngempela
@nkosinathimkhize7294
@nkosinathimkhize7294 3 жыл бұрын
Cha ngiyanizwa zinsizwa niqinisile. Umfwethu waba nephutha engakuthanda waxolisa okukhomba ukuzisola. Nakhona kungenzeka beno Linda Sibiya kukhona abaphezu kwakho. Labafana bahlakaniphile futhi imali sebeayo, miningi iminyago abangayivula
@lindiwendlela6594
@lindiwendlela6594 Жыл бұрын
Ngempela ngempela yini indaba kube nobugilikijane nje Uma kumele kuwine lona ovotelwe kakhulu, Uqinisile u Tshatha akunaqiniso manje Kwkumnandi kabi ngenkathi zaphambili lusazenzela lodwa nje ukhozi sasize sibheje impela ngo R100 sibhejela ingoma ezohlukanisa unyaka, Hayi asivumi no Tshatha wethu kuphela akuyekwe lobugilikijane obenziwayo kungadliwa amandla ezinye ingane siyazifela ngokhozi.
@asproductionfilmingandente9883
@asproductionfilmingandente9883 3 жыл бұрын
Thanks gents 🙌🏽
@sosibotv135
@sosibotv135 3 жыл бұрын
Bafo
@asproductionfilmingandente9883
@asproductionfilmingandente9883 3 жыл бұрын
@@sosibotv135 Sho Bafoh
@Mamdlovu2
@Mamdlovu2 3 жыл бұрын
Limbula ingubo lingene bo..... Siyamdinga utshatha.... And yaz selokhu engekho angikaze ngiqondane nama updates wesimo secovid kuthi iyehla noma iyenyuka kwenzakalan ai ai abamxolele abuye bo
@prettymakhoba8501
@prettymakhoba8501 3 жыл бұрын
UZIMDOLLOR uyabora 2 utshatha akayeke ukuchema nje finish uzoba ryt
@jeconiashangase9177
@jeconiashangase9177 3 жыл бұрын
Ngiyakuvumela nami,kokubili lokhu okushoyo.Umsebenzi uyahlonishwa even ungakhukuma iqiniso,kodwa ngeke ukhuluma against umqashi wakho,worse ezinkundleni zokuxhumana.Yes vele lento ayeyisho yenzeka,sonke siyayazi,kodwa amanye amaqiniso kufanele akhulunywe abanye,bekhona kodwa okungafanele bawakhulume ngenxa yokuhlonipha umsebenzi.Yiqiniso abanye bangawuduba umsakazo isikhathi esithile,kodwa as amaZulu,sizibuyela thina ngoba isiteshi esikhule sisilalela.Wahamba no Ngizwe and enabo abalandeli,nakuba engenakuqhathaniswa no Tshatha,kodwa ababemthanda baduba babuye babuyela Okhozini
@ndumisomqadi1689
@ndumisomqadi1689 3 жыл бұрын
So nithi abasakazi abathule bebona ukuthi kuyonakala emsakazweni?
@DrGodolumnyama
@DrGodolumnyama 3 ай бұрын
👌👌👌
@Hlakah_ZA
@Hlakah_ZA 3 жыл бұрын
Alulaleleki nje uKhozi uTshatha engekho but kubuhlungu ke uma kukuthi abasakazi bazothula namaqiniso ngoba besaba ukuxoshwa.....akavule umsakazo wakhe behlangane nalabanye abasakazi asebahamba siyomlandela thina uKhozi luyowa bhu phansi
@sphamandlamzwenhlahla3489
@sphamandlamzwenhlahla3489 3 жыл бұрын
Kodwa iqiniso lifanele livele singaphili amanga ukhathide ufela iqiniso nje nongizwa sisakhalangaye
@celimpilongubane4689
@celimpilongubane4689 3 жыл бұрын
Phungula Mfwethu windoda Ai kumele bekuvume manjena kulezinto zo utube
@mfanakajobe1481
@mfanakajobe1481 3 жыл бұрын
Nalikhuluma iqiniso bafe2 ..akavulamehlo uNgobe bengamdomi abalendi ngobabona emsebenzini yabo bayahlonipha ..akahloniphe umsebenzi
@nomsazikalala8847
@nomsazikalala8847 3 жыл бұрын
Dankie dawud TV
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 3 жыл бұрын
Uksakaza kufana nse nokcula kmele ukwenze kube yiside hustle mese uba nezinto nje ozenzayo akekho ongaboni ukuthi okhozini kuyaxoshwana so okwamanje kmele aqhubeke namabhizinisi akhe mabembiza bembize kodwa ebe eqhubeka nezinto zakhe nokchemake uxabane nabanye abaculi kyenzeka ugcine sekbonakala ukuthi awsalawuleki abasakazi bakhona liyadingeka nethalente elisha
@tashntokzin1443
@tashntokzin1443 3 жыл бұрын
Angisalulaleli nokhozi lakhona , ikakhulukazi uhlelo lwasekuseni
@nkosinathimkhize9072
@nkosinathimkhize9072 3 жыл бұрын
Umngakanani kanti wena Dawud
@DawudTVza
@DawudTVza 3 жыл бұрын
Imnyaka ihambile ukuthi sidlala indlala 😅
@nkosinathimkhize9072
@nkosinathimkhize9072 3 жыл бұрын
Hhayi ngiyakuzwa Qhawe nento oyikhulumayo yomile
@nomondezondi1496
@nomondezondi1496 3 жыл бұрын
I love this
@iHlaselihle
@iHlaselihle 3 жыл бұрын
Badlala ngoTshatha ngoba lento uybhala ngeqholo nj yingoba yayingafihliwe kwasekqalen kodwak asaz... Kwakuhle ukunibona nisebenza nobabili nsizwa zakithi ngyeza lapho😅😅
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 3 жыл бұрын
NoNgizwe kwaba kanjena akakhumbule naye indlela afike ngayo kulelizinga akwilo savaleka eskaNgizwe nesakhe untshatha sovaleka sokhala nje kudlule
@sandilezikode8582
@sandilezikode8582 3 жыл бұрын
Cha bafwethu nami umfokaNgobe ngisamdinga okhozini kodwa angiyivumi leyokuthi kungaphela ngokhozi mengahamba kwaxoshwa oLinda kwendlula utshatha eqala ukungena ku 3 to 6 abantu abaningi babengakholelwa kuyena
@jeconiashangase9177
@jeconiashangase9177 3 жыл бұрын
Walishaya lema lathi mpo’ iqiniso
@lunganisimanga9415
@lunganisimanga9415 3 жыл бұрын
Khuphuka langabi
@zamadjbambijazi6450
@zamadjbambijazi6450 3 жыл бұрын
Laba utshatha abasamfun manj sebesaba ukuth mabemkhipha udu uzophinda akhiphe nokunye ingakho bemncenga ngokuth bemfake kancane manje ikahle kahle usesebenza nge ncindesi coz sebayaphoqeleleka manje lento yabo iyabheda
@sizwezulu946
@sizwezulu946 3 жыл бұрын
Uthini manje lonjita wakholapho ushokanjani uthi umuntu akaxoshelwe ukukhuluma iqiniso but iqiniso malibheba asiliyekenike siziphilele ngamanga.
@danitufa2286
@danitufa2286 3 жыл бұрын
Ya man dani tufa
@thelaalbertscorner
@thelaalbertscorner 3 жыл бұрын
Good work mfana 🙏🙏🙏🙏
@nkosinathimthombeni3195
@nkosinathimthombeni3195 3 жыл бұрын
Why lo cc wasekseni Noncebo eseqaqekamanje ngoba uTshatha esengasekho bt esenotshatha wayeneslomotion ngisho ebingelelwa,aty hhhee ukaaahle
@Kotoyi
@Kotoyi 3 жыл бұрын
Awumlande Umfoka ngobe azozikhulumela
@khanyikhanyisile8758
@khanyikhanyisile8758 3 жыл бұрын
Bafe2 iphutha lenziwa umuntu ophilayo sisamdinga ungobe bafe2 kakhulu uyalenza ulhozi lube mandi njr
@prettynxumalo6369
@prettynxumalo6369 3 жыл бұрын
Nabo abaphathi banesandla kubo bonke laba ababalwayo
@nonhlanhlambokazi4291
@nonhlanhlambokazi4291 3 жыл бұрын
Akabiye simtamda ukufa
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 3 жыл бұрын
abamqoshe kuphela ubheda kabi lona
@mjakadash1159
@mjakadash1159 3 жыл бұрын
Abamxhoshe khona bezokhokha baze bafe
@mandlandlovu2311
@mandlandlovu2311 3 жыл бұрын
liswele indaba manje nhe lilandela into ezindala
@rsapolitics8378
@rsapolitics8378 3 жыл бұрын
Ama analysis ka Ntombi zimbuka ngamaData udoti nje.
@sibonisogumede7874
@sibonisogumede7874 3 жыл бұрын
Okusempeleni nje akekho ongu Nkulunkulu ekusakazeni. Umsakazo awuzange uwe ngeskhath luxosha uLinda Sbiya. Aluzange luwe mhla luxosha uNgizwe Mchunu.. Konke akwehle ngamphimbo munye
@thembinkosimthethwa2136
@thembinkosimthethwa2136 3 жыл бұрын
Musani ukunabukelisa iqiniso
@zanelendlovu787
@zanelendlovu787 2 жыл бұрын
0
@clemencemkhwananzi8264
@clemencemkhwananzi8264 3 жыл бұрын
Kahle kahle lilwa nomfokangobe or nifuna beqhatshelina okhozin ngegamalakhe 🤣
@rsapolitics8378
@rsapolitics8378 3 жыл бұрын
Bayajwayelanyazi laba
@vusumuzimanqele6178
@vusumuzimanqele6178 3 жыл бұрын
Hi People like you are not helping. You just pulled Ramaphosa on Tshatha please do not do this guys.
@nomaguguzwide6032
@nomaguguzwide6032 3 жыл бұрын
Umroza owasemdletsheni wendoda kankosazane noma uphuzile
@nomaguguzwide6032
@nomaguguzwide6032 3 жыл бұрын
Umroza owasemdletsheni wendoda kankosazane noma uphuzile
@RealTV11
@RealTV11 3 жыл бұрын
@@nomaguguzwide6032 😂😂😂 owakhona thina sazi kubo... Sasikhona kwi part yokuhlukanisa unyaka
@nomaguguzwide6032
@nomaguguzwide6032 3 жыл бұрын
@@RealTV11 oh hhay cha kyoncomeka mayengowakhona
@thulaneradebe1234
@thulaneradebe1234 3 жыл бұрын
Nami ngisalulaleli uKhozi, angisaluphathi angasaliphathi ke uhlelo uSigiya ngengoma akabuye ngempela
Umkhuleko Womsakazi woKhozi FM UZanele Mbokazi | Ayihlome Eshilo |
9:18
🕊️Valera🕊️
00:34
DO$HIK
Рет қаралды 15 МЛН
Sigma baby, you've conquered soap! 😲😮‍💨 LeoNata family #shorts
00:37
CAN YOU DO THIS ?
00:23
STORROR
Рет қаралды 41 МЛН
Bagangile omama beGokwe
5:42
uMthunywa Zimpapers
Рет қаралды 5 М.
Phumlane B. Hlongwane Shelling Nongcebo McKenzie on uKhozi FM, Isidlo sasekuseni with Tshatha Ngobe
8:49
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 198 М.
Umndeni Ukhala NgokuHlaselwa “Ngamaphoyisa” Izikhawu
10:07
Dawud TV ZA
Рет қаралды 1,8 М.
UMTHANDENI INTERVIEW  21 MAY 2016 OKHOZINI
36:11
Sanele Nkosi
Рет қаралды 27 М.