Emathuneni | Gogo Bathini Mbatha TV | The only Bookings Line: 035 799 5703

  Рет қаралды 56,945

Dr. Gogo Bathini Mbatha TV

Dr. Gogo Bathini Mbatha TV

Күн бұрын

Пікірлер: 79
@hustlerscorner7958
@hustlerscorner7958 5 жыл бұрын
I’ve been following you for a while and ngifunde lukhulu keep it up Shandu
@sibongileyolandamngomezulu2508
@sibongileyolandamngomezulu2508 4 жыл бұрын
I've been missing out on great teachings .. 2months nje without izifundo zakho Gogo. I'm back and God bless. Uyisipho kimi. Thokoza Gogo
@thumbanimabaso-tc6hq
@thumbanimabaso-tc6hq 7 ай бұрын
Aunt usha, number one lock smith.ahheh wakahina.thokoza mkhulu yimina owakho e Newcastle.ngisasiphethe kahle isipho sami
@ZamekileMyeni
@ZamekileMyeni 9 ай бұрын
Thokoza gogo 👏👏👏👏 ngiyabonga ngencazelo ecace BHA mina ekhaya kwashona ubhuti omncane engimelamayo enomasihlalisane wamkhipha ekhaya enzela ukuthi angamhluphi efuna umsebenzi ngamphupha ebaleka ngangithandaza njalo ukuthi Uma ebaleka aze ajikele angeke ekhaya gogo kwenzeka emva kweminyaka emningi ashona kuthe ngonyaka odlule waqhamuka ecasha engaqgokile SASE simenzela simngenisa ekhaya kodwa asikawenzi umsebenzi samngenisa ekhaya kuphela 👏👏👏👏
@nqobilemzimela7582
@nqobilemzimela7582 5 жыл бұрын
That is very true gogo, ngino 3 days ngazike ngawe kodwa aaay ngfunde lukhulu
@mercydube8658
@mercydube8658 5 жыл бұрын
I have leant a lot born from chrtian family nw am old my brother s are confused about callings all of them they think they are called my father refuses to do anything about it he says he a Christian some get sick up to a death situation but refuses
@refiloemotloung2974
@refiloemotloung2974 4 жыл бұрын
Dr. Gogo Bathini you are a blessing to most us ,May the good Lord bless you.
@kgalalelooctavia3779
@kgalalelooctavia3779 5 жыл бұрын
gogo mina I usually go to ehlani ngiyo khuluma nabo gogo bami ngizi lightele ama candles snuif ne mpepho,my reason gogo hikuthi ama tombstone abo aneyi mali esingazazi ukuthi zabekwa habo bani
@sisey99
@sisey99 5 жыл бұрын
Why those 5 people thumbs down such a good video?! 🧐 Thokoza Gogo! We appreciate konke okwenzayo. You are thorough in your work, awuwayenzi ama short cut. I appreciate this as umfowethu washonela eSouth Korea salethwa isidumbu kithi eZimbabwe. Senzo khuthaza abadala ngakho lokhu.
@sthembisohlela2626
@sthembisohlela2626 5 жыл бұрын
Siyabonga Gogo, yiso lesihloko ebengisilindele. Lolwazi ngizolidlulisela phambili.Qhubeka ngomsebenzi wakho omuhle.
@TeqMaester5154
@TeqMaester5154 5 жыл бұрын
I've noted that uwumunt ojulile when it comes to research and awkhulum ngento ongayaz.. since you've deeply spoken about ukuthwala.. we'd also like a topic about Cults. Masonic churches..and illuminati.. how real are those things .. including abo satanism
@TheSishimane
@TheSishimane 5 жыл бұрын
Very interesting Nam ngingathanda ukwazi ngalokho..they are very real the world is ruled by Satanists they pray to the Baphomet
@lufefenyembezi5302
@lufefenyembezi5302 5 жыл бұрын
Wow very interesting, this I would like to hear.
@nhlakaniphomadlala1917
@nhlakaniphomadlala1917 5 жыл бұрын
@@TheSishimane So many things dont make sense with regards to the bible...... indaba yesihigo doesnt make sense to me. Umbali gave us brains to think and gather things ourselves. Infacts the requirements of not going to hell are unrealistic to full fill and it looks like sonke soya esihogweni according to the bible
@TeqMaester5154
@TeqMaester5154 5 жыл бұрын
Yea Sisi locksmith is a research man and he's very moderni.. I think be can touch this one.. because it's very deep
@sduduzoshange5477
@sduduzoshange5477 4 жыл бұрын
@@nhlakaniphomadlala1917 uma ukholwa kuCrestu ukholelwa ukut ngoba yena wazifela izono zakho wena angeke usazifela esihogwen. Lokh ukwenza ngokumvuma ukut uyinkosi futhi wazifela izono. Uma ungakuvumi lokho ilapho khona oyofela izono zakho. Ngathi ilokho okushiwo ibible
@monicantombifikile6244
@monicantombifikile6244 5 жыл бұрын
Weee jesu umalume wam wavele wawa endleleni wathula kodwa akazange alandwe lapho enkisi gogo ngolwazi kumele ndihlangane nabadala ngaloludaba abazi nix
@prayerseabelo9073
@prayerseabelo9073 4 жыл бұрын
Thokoza Gogo - you are very informative, thank you so much. Tswela pele o etse jwale, we are learning a lot.
@nhlakaniphomadlala1917
@nhlakaniphomadlala1917 5 жыл бұрын
Gogo I have the same attire (Emirates), specifically from Dubai, angsayigqoki coz I think it will mess my being a Nazareth, as much as I like it but angfuni to confuse ingilosi yami
@masilephillip3985
@masilephillip3985 5 жыл бұрын
Thokoza Gogo.Siyabonga for the wisdom Salukazi se Ndoda.iNkosi thole umusa maluju.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 4 жыл бұрын
Genesis 3:19,Ecclesiastes 9:3-6,10,Deuteronomy 18:9-12,Isaiah 25:19,Psalms 37:29.
@tholigumbi8329
@tholigumbi8329 Жыл бұрын
Sawubona salukazi ngicela ukubuza Uma ashonela esibhendlela Samlanda ngenkathi ezofihlwa mase enzelwa umsebenzi lapho ehlantshelwa khona inkomo kwemele sibuyele komlanda esibhendlela
@bongekilenxumalo2437
@bongekilenxumalo2437 4 жыл бұрын
Yeah baba ngikuva kahle xem, am good ngawe gogo akusikudala ngilandela but ngiyakuvuma shandu.
@BonGuruu
@BonGuruu 4 жыл бұрын
Gogo ngifuna ukwazi ngale lizard engemuva kule video "7:13" ngiyibona kakhulu endlini ingabe inobungozi yini noma isho okuthile ngokwesintu?
@siyabongaskhosana693
@siyabongaskhosana693 4 жыл бұрын
Manje Gogo libejelwani itshe umuya ethuneni
@shaunshobede6914
@shaunshobede6914 5 жыл бұрын
🙌🙌🙌 Syabonga gogo, mina ngiyacela usiphe i topic ngomuntu wasekhaya osuke walehleka noma washonela esbhedlela mhlampe umndeni ungabi namandla omufihla noma ngenxa yezimo kugcine esefihlwa uhulumeni. 🙌🙌 ngobonga salukazi
@dumisanindlakazi8464
@dumisanindlakazi8464 5 жыл бұрын
Siyabonga shandu kandaba ngisasho namanje Uyinkunzi Mthiya. Thokoza Aunt Usha
@nkosiesibisi4039
@nkosiesibisi4039 2 жыл бұрын
Kodwa gogo ngoba phela noma sebeyobekwa emalibeni kuyakhulunywa nje kuthiwa sesiyokubeka endlini yakho yokugcina loko kuchazani
@marcusdevon6126
@marcusdevon6126 4 жыл бұрын
Greetings to you Gogo, I am a MoTswana hence I write in English. I was raised in a Crhistian family and we were taught never to entertain ancestors. I am the first person to try and go back to my African roots. If I dont have anybody to guide me in the family and I dont want to fall into the hands of bogus traditional healers for advice, what would be the safest way to bring the ancestors home because I always go to the graveyard for my Great-grandmother, my parents and my sister.
@nosphelomdoda6745
@nosphelomdoda6745 4 жыл бұрын
Thokoza gogo thina singcwaba ekhaya engadini not in the cemetery but my aunt othwasayo uyathanda kokhuluma emathuneni
@mfunekonkomonye4294
@mfunekonkomonye4294 5 жыл бұрын
thannk yuu salukazi kade ndayifuna le topic ,,,,
@emeldakhola1478
@emeldakhola1478 4 жыл бұрын
Good afternoon, Gogo May you please talk about ukuthetshulwa or ukuthebula 🙏🏽🙏🏽🙏🏽
@pamelampanza4698
@pamelampanza4698 3 жыл бұрын
Ngicela ukbuza gogo uma uphupha ulele nomzala wakho and this happens everytime. Utikoloshe yini nalokho and umuntu engasizakala kanjani?
@noluthandomjoli6195
@noluthandomjoli6195 4 жыл бұрын
This is really interesting and deep. 💟
@lindymotsa5131
@lindymotsa5131 5 жыл бұрын
Thokoza gogo ngibonga kakhulu ngezimfundiso zakho.ngifisa ukwazi ukuthi Uma umama wami eshone esazilile ezilele ubaba wethu ukhumulwa kanjani leyonzila
@errolmotau927
@errolmotau927 5 жыл бұрын
Thokoza Gogo, what is the name of the two plants behind you and what's their significance spiritually, do they have codes as well.
@Genoh_7516
@Genoh_7516 5 жыл бұрын
they are called money plants if you go to any nursery and ask for a money plant they will show it to you. even the ones with white pebbles are also associated with money and luck.
@sduduzoshange5477
@sduduzoshange5477 4 жыл бұрын
Wayibeka kahle gogo. Mina angikaze ngibone kukhulunywa neDlozi emaliben. Ngaz ukut idlozi likuGuqa emsamo noma esibayeni.
@dianasosiba7934
@dianasosiba7934 2 жыл бұрын
Ngicela ukubuza uma umbula ilitshe uhlaba imbuzi noma igusha abenza ngegusha kanye nenkomo or imbuzi yanele or igusha
@mdu_mtshali
@mdu_mtshali 4 жыл бұрын
Siyabonga Salukazi Sendoda, uqhubeke njalo nje ungadinwa
@londiwencamie4963
@londiwencamie4963 5 жыл бұрын
Gogo bathini, ugogo wami ushonele ekhaya endlini kanti futhi amathuna asekhaya asegcekeni and sengike ngamuphupha ukumbona kwam ngamuphumà ehlezi phandle emyango enye yezindawo zakhe abajwayele ukuzihlalela kuyo esaphila uma kushisa ilanga ezihlalela emthunzin, uthe mehleli lapho kwangena omunye umàma esangweni ephethe isibhamu ezodubula, ukudubula kwakhe inhlanvu yadlula phambi kwagogo la ehlezi khona emnango ayishayanga muntu, angazi noma khona elikuchazayo yin leliphupho and nginakho ukumphupha ugogo usuke ezihlalele phandle nje engasho lutho kumuntu angazi ukuth ichaza ukuthini lento
@Dominique-i5d
@Dominique-i5d 3 жыл бұрын
Well said
@fisherfisher8058
@fisherfisher8058 5 жыл бұрын
Thokoza Gogo. Sike sizwe kuthiwa umhlabathi wasban-ban utshontshiwe. Ngabe kuyangena loko kwisihloko noma sengingena kokunye?
@pinithembeka1104
@pinithembeka1104 4 жыл бұрын
Thokoza gogo ngiyabonga ngincela ukubuza ubhunti wami wafakelwa itshe umama kodwa akaze ambuyise.ukhe wafika ngesibonakaliso engibuza ukuthi senfihlalaphi .sengathutha ekhaya ngiqashile langikhona .inkinga ngaphumiswa ukuthi ngizothi uma bengivakashela abangasekho bangitshele okuthile besengihlekwa bengibuza useqalile unomaphupho okunye nje kuningi songincela ukubuza ngingaya ngimncazele na emathuneni na?
@indabelekaakonamhlanganiso9959
@indabelekaakonamhlanganiso9959 5 жыл бұрын
Gogo Uma ungumuntu wesifazana/ntombazana uyakwazi na ukuma emaxhantini ukhulume nabantu bakwini abangasekhoyo?
@nondumisosharondhlomo2079
@nondumisosharondhlomo2079 5 жыл бұрын
Amen salukasendoda syabonga
@tebogotebogo2953
@tebogotebogo2953 4 жыл бұрын
Gogo if ushonele e ndlini,at home u ya lwandwa
@syam7213
@syam7213 5 жыл бұрын
Yazi Gogo, ukhipha le-video ngivuka ekuphupheni siyoncwaba umalume osewashona vele.
@knuz6117
@knuz6117 5 жыл бұрын
Gogo bathini siyafunda kuhle siyabonga kakhulu qhubeka gogo
@PICXADIStv3238
@PICXADIStv3238 4 жыл бұрын
Can I ask that we comment in English please, I like reading comments after getting lessons from uGogo, please ! please ! ngiyaqela
@gugumashiyane660
@gugumashiyane660 4 жыл бұрын
Gogo I number Yokho inayo yini I what’s app?
@lindomagaye8729
@lindomagaye8729 5 жыл бұрын
Thokoza gogo! nami ngazi kunjalo nje..
@edwardtabokagwebu1636
@edwardtabokagwebu1636 4 жыл бұрын
Thokoza Gogo, is it possible ukuyenza umsebenzi wokulanda alone? Imuli yangakithi ngama kristu,
@siphomichael6219
@siphomichael6219 5 жыл бұрын
Ngikholelwa ukuthi abantu abangasekho yibona ababona thina thina asibaboni,futhi yibona asebazi kancono kunathi esisekhona,umbuzo uthi umlanda kanjani umuntu ongasekho ekubona wena ungamboni? Wazi kanjani ukuthi ubuya nomoya womuntu okjnguyena? Lokhukuhamba ukhuluma nehlahla kubaluleke ngani? Asibheke ukuthi izinto asizenzi yini ngokuhlakanipha kwethu okubuye kuphele,uma uthola ukuthi kwakuhanjiswa kanjani emandulo uzosala ubambe ongezansi ukuthi kanti silahleke kangaka,akekho umuntu owazi abantu abangasekho ukuthi bakuphi ngasikhathi sini ngaphandle kuMvelinqangi,kwakucelwa kuye kuqala uma kuzothintwa udaba lomuntu ongasekho,wayengeqiwa njengoba sesozenzela umathanda nje,yingakho sibuyi imimoya ezoqeda abantu emakhaya ethu,ngoba usuke ungaqalanga kumnikazi wakho konke
@dbndlamini2825
@dbndlamini2825 4 жыл бұрын
Ubika or usuke ukhuluma nobani emathuneni ngoba khona imizimba lapha not umphefumulo kamufi Or abantu abangasekho
@sphamandlamshibe289
@sphamandlamshibe289 5 жыл бұрын
Gogo qhubeka njalo kuningi esiku klezayo embeleni ogwansile
@mawandengewu672
@mawandengewu672 4 жыл бұрын
Thank you Gogo I'm learning alot from you and Im growing through your teachings keep it up.
@phindilezwane6058
@phindilezwane6058 3 жыл бұрын
Siyabonga gogo 🙏🙏
@cinisomthambe1233
@cinisomthambe1233 5 жыл бұрын
Siyabonga gogo Bathini 👏👏
@nhlakaniphomadlala1917
@nhlakaniphomadlala1917 5 жыл бұрын
Thokoza Gogo..... Now I can contemplate in you not being in person......... Ngoba ingilosi yami ihlala kuwe: Im at a streak of loosing money but you told me in a spiritual form to drop everything and await your consultation, I dont have to justify myself to anyone but its all about into eyaziwa yimi ngaybona
@nhlakaniphomadlala1917
@nhlakaniphomadlala1917 5 жыл бұрын
You always tell me not to worry about the money I loose comparative to my worth
@hrhprincessfifymo9037
@hrhprincessfifymo9037 4 жыл бұрын
This has been a puzzling thing for me, because if your ancestors are always with you, how then do you go to the graves o re o lo buwa le badimo?
@reginahsegatle3205
@reginahsegatle3205 4 жыл бұрын
Gogo Bathine Thokoza ku ngivule amadlebe izifundo zakho
@gumedenq12
@gumedenq12 5 жыл бұрын
Siyabonga Gogo
@jonathanramasodi1976
@jonathanramasodi1976 4 жыл бұрын
Thokozani salukazi sendoda, on your next topic ngicela ukhulume ngo kuvuselela la siphatlha khona(emsamo). Ngoba uthola mauya enyangeni bathi fanele ulungise emsamo ngoba ba gangile khona abathakathi. I'm so Sorry if you find it hard to read because im not Zulu speaking im tswana speaking😎 but I'm trying 😂😂 ......
@unomthebekwenzohadebe719
@unomthebekwenzohadebe719 5 жыл бұрын
Wangilapha ngasinda gogo unkulunkulu abenawe akubusise
@zandilezandie6892
@zandilezandie6892 5 жыл бұрын
Awu kodwa salukazisendoda kanti ulala nini kodwa Mthiya mavula kuvaliwe iqiniso uyalibeka
@thandiswamtshizana823
@thandiswamtshizana823 5 жыл бұрын
Thokoza gogo ngifunda okuningi njalo kwande Shandu
@sbusisolawrence976
@sbusisolawrence976 5 жыл бұрын
Mmm kwanzima gogo ma uybeka kanje,gogo ngibalandile abangasekho olwandle ,ngisizwa uye umelaphi wendabuko,kwamnyama kakhulu kunakuqala ngamtshela ngathi(akakhohlwe njengesdomu esizdlela ipeni ngoba singayazi answer) angisophinde ngimkhokhele i balance eyaysele wavuma wathi wenza iphutha wangaqala ngokungahloli.Hheyi kunzima,washumfoka Molo wathi zilukhuni izinto zedlozi waqede wazlalela may his soul rest in peace.
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 5 жыл бұрын
Mfwethu Mina ngatshelwa wumelaphi wathi ngingalinge ngibafake ekhaya ngingakabagezi ngoba umuzi waphela nya,kwasinda thina zizukulu esasikhulela emakhabo malume.Manje sengiphume owam umuzi,kumele bagezwe kuqala ngoba abanye babo bebaphatha iykhwama ezingalungile,abanye bahamba nhezingozi n abanye ngezibhamu,Manje ke uma uzofaka abantu abanjalo egcekeni,wazithwesa idombolo
@mosestsholoba9492
@mosestsholoba9492 5 жыл бұрын
Gogo cela ubuza ukhona ubuyile e India Gogo
@christinalithebe3074
@christinalithebe3074 4 жыл бұрын
Rea leboha ntate. Mosebetsi o motle.
Ukuphahla explained | Gogo Bathini Mbatha TV | Bookings:  0357995703
15:40
Dr. Gogo Bathini Mbatha TV
Рет қаралды 45 М.
요즘유행 찍는법
0:34
오마이비키 OMV
Рет қаралды 12 МЛН
Вопрос Ребром - Джиган
43:52
Gazgolder
Рет қаралды 3,8 МЛН
Ukuthwetshulwa | Dr. Gogo Bathini Mbatha TV | Please ONLY use 035 799 5703 for bookings.
13:28
Difference Between The 26 And The 27 Camps
17:33
The Agenda Network
Рет қаралды 155 М.
DR MKHULU
30:22
Dr Mkhulu Mashilam
Рет қаралды 70 М.
Amabhayi S1 | E1| Gogo Bathini Mbatha TV | The only Bookings Line: 035 799 5703
12:22
Dr. Gogo Bathini Mbatha TV
Рет қаралды 92 М.
Umsamo Encounters E8  - Ukwelapha nokuhlola
15:24
Umsamo Institute
Рет қаралды 64 М.
Umuntu Ovaliwe | How to Unlock Inhlanhla | Dr Msimango
13:15
IGOBONGO
14:18
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 27 М.
Umsamo Encounters   E7 - Imicimbi Yesintu
19:28
Umsamo Institute
Рет қаралды 83 М.
Ingilosi yesikole | Gogo Bathini Mbatha TV | The only Bookings Line: 035 799 5703
10:10
Dr. Gogo Bathini Mbatha TV
Рет қаралды 45 М.