Iyangibusisa levideo ngiphoxwa nje ilomfundisi engabe umfundisi noma yini le ephethe uhlelo ayibaniki ithuba laba abancane uyaba hubha akaceli ngisho ihlombe bayagijima bengena blaze baphume ay cha iyangiphula umoya njalo lepart ncono ukube kwathiwa abangangeni nhlobo ngoba bancane ngenani or what ever kunalento.......uma sekungena i anointing yakhe key cha uyezwa ukuthi hhay sekfika la akathanda khona. Mina angikutholi ukukholwa kulento noma ngiyziba iyangiphazamisa nje kanti ngyaythanda le video