Festive Cautions Kubazalwane | Kuyabongwa ENkosini | Siphiwe Ntanda

  Рет қаралды 5,449

Quarter To Media

Quarter To Media

Күн бұрын

Пікірлер: 77
@remandlo
@remandlo 4 күн бұрын
I like the way ububa waka Pastor Ntanda ebethenga ngayo. I also buy ngobuningi as if I stay with a big family kodwa this is done so that mekufika umuntu engangific nginoshukela omncane 250g olingene umndeni wami ngedwa. Uma amandla engivumela ngithenga in bulk. Uthando LukaNkulunkulu lungifunise okuningi...
@primrosenyandeni4133
@primrosenyandeni4133 28 күн бұрын
Yooo ngyamazi uNkulunkulu ewenza kimi lowo msebenzi baba Ntanda umyeni wami waphelelwa umsebenzi kumele sishade kodwa uThixo wangenelela kubazalwane esikhonza nabo bathenga ama ring ukudla konke ongakucabanga emshadweni uNkulunkulu wasenzela umusa namanje ngisamangele uMUSA KA THIXO😢😢😢😢
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@primrosenyandeni4133 Wow Hallelujah 🙌🏾
@WinnieMtakwende
@WinnieMtakwende 25 күн бұрын
Syambonga uNkulunkulu imnandi kakhulu lendaba kokhuluma ngayo impela uNkulunkulu uyabongwa. Akukho okungenzeki Kuye. Siyabonga izeluleko. Singofakazi bo.
@NothembaPhaphu-yi6yn
@NothembaPhaphu-yi6yn 27 күн бұрын
Siyabonga baba uNtanda ngezeluleko, uthe singathengisi ngevangeli.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@NothembaPhaphu-yi6yn 🙏🏼🙏🏼🙏🏼
@LindiweShilaluke
@LindiweShilaluke 24 күн бұрын
Siyabonga babu Ntanda. I love the teaching ngokubonga u Nkulunkulu ngobuhle asenzele bona kulonyaka. May God richly bless you and your wife.
@primrosenyandeni4133
@primrosenyandeni4133 27 күн бұрын
😭😭😭😭haaaa nkosyami ngibuyile futhi mfundisi namuhla uyangikhalisa ...singathengisi ngevangeli yaaa kunzima nkosyami 🙏🏼🙏🏼🙏🏼
@CynthiaDywili
@CynthiaDywili 11 күн бұрын
All the glory belongs to God Almighty.
@DuduPhumlaMthiyane
@DuduPhumlaMthiyane 27 күн бұрын
Amen baba siyabonga ukukhunjuzwa ukubonga
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@DuduPhumlaMthiyane Amen
@LindiweMthimkhulu-r9m
@LindiweMthimkhulu-r9m 27 күн бұрын
Siyabonga ku 1/4 to Media ngokusilethela u Mr Ntanda , uyelulekana ngokuyiqiniso uyibeka icace bha indaba ye Vangeli. Nempilo yakhe nje iwubufakazi obukhuthazayo ukuqinisela empilweni . Sikufisela okuhle kodwa Mr Ntanda ujabule manje nomndeni wakho . Amen 🙏
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@LindiweMthimkhulu-r9m 🙏🏼🙏🏼🙏🏼
@Majolanation
@Majolanation 22 күн бұрын
Powerful 🤝
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 22 күн бұрын
Amen
@zanelezwane4004
@zanelezwane4004 27 күн бұрын
Ngaze ngabusiseka 🙌🙌sikukhonzile Bab Ntanda
@SbongileMartha
@SbongileMartha 23 күн бұрын
Syabonga bab'Ntanda ngeze luleko Maye ngiyabusiseka nkulunkulu andise
@princesszililo4522
@princesszililo4522 28 күн бұрын
Syabonga babu Ntanda eneziyalo ezanela wonke umuntu ukusuka enganeni hayi uya levela khona kuleli side labomama syabonga baba, UJesu asigcinele wena baba.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@princesszililo4522 Amen
@itumelengmerebodi9177
@itumelengmerebodi9177 27 күн бұрын
Siyabonga kaKhulu kulechannel. May God bless you and expand you(both the quarter to media and Baba uNtanda)more especially financially.
@bongivezi6892
@bongivezi6892 27 күн бұрын
Syabonga bafundisi iziyalo ezinhle kangaka, onezindlebe uzwile.
@TheGraceOfGod1
@TheGraceOfGod1 25 күн бұрын
Praise the Lord for this gospel. I thank you Lord
@nomthandazomsenga2948
@nomthandazomsenga2948 22 күн бұрын
Siyabonga ❤ happy festive season to all ❤❤
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 22 күн бұрын
Thank you so much ❤🙂
@AyandaSikhakhane-jf4sf
@AyandaSikhakhane-jf4sf 27 күн бұрын
Ngicela ningikhulekise bazalwane ngiyahluleka ukuthethelela abanye abantu futhi ngineNzondo😭🙏. Ngicela ningikhulekise. Ngu Ayanda waka Sikhakhane eThekwini
@SihleNxumalo-s3f
@SihleNxumalo-s3f 27 күн бұрын
Yamukela iNkosi UJESU mzalwane Nguyen kuphela oyokunika amandla okwenza lokho
@NyikoNyabane-eo5nz
@NyikoNyabane-eo5nz 27 күн бұрын
Let's pray together, I'm struggling with disappointment, once I'm disappointed I can't see a way forward with the particular person
@qaphileqaphs4470
@qaphileqaphs4470 27 күн бұрын
Kunzima kuthethelela kakhulu kodwa mongake uyibuke ngokuthi nawe uyabona abantu uyadinga kuthethelelwa kuzoba ncono , as much as kunzima kunjalo nakulona osuke umonile naye uzizwa kanjengawe kodwa kukho konke lokho wakheth kuku xolela, nanokukhumbula okuhle munt akwenzele yona kuyakunciphisa okub akwenzayo lapho uyoxolela nnom engaxolisanga ,
@km_6181
@km_6181 26 күн бұрын
Ask the Lord for His grace to help. He doesn’t expect you to do it alone mzalwane. Mtshele uJesu iqiniso about who you feel like you hate, why you hate them or struggle to forgive them, repent for this and let Him know you want to move on but something is preventing you from doing so…then ask for His grace. He seriously doesn’t expect you to do it on your own. Have you tried this before? By talking honestly to Him, He may even reveal to you why you’re struggling or you may find yourself having forgiven those people the next time you pray for them…
@nandimdumbe3963
@nandimdumbe3963 27 күн бұрын
Siyabongwa ukuyalwa bab Ntanda. Ukubonga nokupha abantu abaswele kubalulekile. Amen.
@Sibekezelendlovu
@Sibekezelendlovu 28 күн бұрын
Siyabonga Nceku zika Nkulunkulu syabusiseka la ekhaya umoya ka jehovah ukhona kule ndawo syabonga Moyogcwele usphethe kahle though I quarter to media sbonga ilizwi Amen 👏👏👏
@sithembilemthembu2950
@sithembilemthembu2950 27 күн бұрын
Amen baba Ntanda siyabonga ukusiqwashisa kubalulekile ukubonga konke eNkosini, nokuhlala eNkosini ikakhulukazi ngalesikhathi samaholidi abàntu baba uvanzi.
@NthahNtha
@NthahNtha 27 күн бұрын
Re a leboha Babu Ntanda, ka mantswe a maple
@ThokoMchunu
@ThokoMchunu 27 күн бұрын
Ewu syabonga Bab Ntanda,ukusikhumbuz ukubonga🙏🙏🙏
@TebohoAndries
@TebohoAndries 15 күн бұрын
Amnandi lawo mazwi
@BoyzBucks
@BoyzBucks 27 күн бұрын
Thank you Lord Jesus siyabonga babu Ntanda intsumayelo yakho sbonge naku quarter to media
@SphiweMsane-kl5yb
@SphiweMsane-kl5yb 28 күн бұрын
UJesu Krestu uyiNkosi baba kunjalo ufanelwe ukubongwa uNkulunkulu wethu uyasithanda uyasinakekela
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@SphiweMsane-kl5yb Amen
@qaphileqaphs4470
@qaphileqaphs4470 27 күн бұрын
Siyabonga kakhulu Baba kusiyala , onendlebe makezwe konke esinkwenzayo makuveze ivangeli , 👌
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@qaphileqaphs4470 Amen 🙏🏼
@sizosilwanyana3566
@sizosilwanyana3566 26 күн бұрын
Siyabonga iimfundiso ezakhayo kuTata
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@sizosilwanyana3566 Amen 🙏🏼
@nongcebokwasa8974
@nongcebokwasa8974 28 күн бұрын
Syabonga Jesuh 🙌🙌🙌🙌
@Prudance-b6j
@Prudance-b6j 27 күн бұрын
Nceku siyabonga kakhulu 🙏 muhle uNkulunkulu 🙏
@ThinaMbojoyi
@ThinaMbojoyi 16 күн бұрын
I didn't celebrate this Christmas i bought clothes for my 7 years old child he wear them before Christmas on the 25 we wear normal clothes i thank God he didn't have any problem with i teach him he understand and I will continue like this every year
@Muntuza-fi7jl9ne5r
@Muntuza-fi7jl9ne5r 27 күн бұрын
Amen siyabonga izwi lomphefumulo
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@Muntuza-fi7jl9ne5r Amen 🙏🏼
@Vuyani-d9m
@Vuyani-d9m 28 күн бұрын
Amen siyabonga iziyalo ezinhle linamandla lelizwi amen
@JohannesMakhura-gp8cs
@JohannesMakhura-gp8cs 27 күн бұрын
Amen we thank God for your life and your testimony,, may God give you long life
@itumelengmerebodi9177
@itumelengmerebodi9177 27 күн бұрын
Siyabonga ngeziyalo ezijule nezinhle kangaka, siyasizakala. "Sithi siphumule sijabule singabazalwane kodwa siqaphele". 1 kaPetru 5:8 [8] Qondani, nilinde. Isitha senu, uSathane, siyahamba njengebhubesi elibhodlayo sifuna esingamgwinya; uDumo neNkazimulo olukaNkulunkulu, egameni likaJesu uKristu ngamandla kaMoya oYingcwele.
@zanelemaziya3432
@zanelemaziya3432 28 күн бұрын
Siya Inga baba ngokuseluleka
@NomusaMadlala-rg6uu
@NomusaMadlala-rg6uu 27 күн бұрын
I 'm very Lucky ngiyabingelela bobaba
@Samukelisiwe.Sangweni
@Samukelisiwe.Sangweni 28 күн бұрын
Can’t wait for iziyalo
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@Samukelisiwe.Sangweni And wazithola zaphilisa 😊
@Samukelisiwe.Sangweni
@Samukelisiwe.Sangweni 26 күн бұрын
@ Yebo 👍babu ntanda ukungenisa emgqeni fast 🤝
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 25 күн бұрын
@@Samukelisiwe.Sangweni Ohh yes 😂
@sanelexulu3688
@sanelexulu3688 26 күн бұрын
Yohhh😂😂😂 mfundisi eyasejele ibuye ingihlekise kodwa ibuhlungu
@Hopecomethinthemorning
@Hopecomethinthemorning 27 күн бұрын
Ukugqhokisa isono is the reason why we are where we are. Call it by its name, Mfundisi, and shame the devil. Amen!
@NtombenhleSilinda-s3x
@NtombenhleSilinda-s3x 28 күн бұрын
Ebenezer Nkosi usihole kwazekwabalapha
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@NtombenhleSilinda-s3x hallelujah 🙌🏾
@NomkhosiAmandaNdlovu
@NomkhosiAmandaNdlovu 27 күн бұрын
Amen bhuti Mduduzi...sibonga ngokuslethela uMfundisi uNtanda malihambe ivangeli Siyabonga mina ngiyakhula ngenxa Yale channel
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@NomkhosiAmandaNdlovu Sibonga kakhulu sis wami uma nikhula ngalomsebenzi weNkosi udumo kuye UJesu Kristu 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
@JacobNhlapo-gm2nr
@JacobNhlapo-gm2nr 27 күн бұрын
Thandaza ukuthi uNkulunkulu akwambulele uzokunika i answer
@SphiweCele-m9y
@SphiweCele-m9y 27 күн бұрын
Ay kulungile madoda sobona phambili
@nelisiwemsibi6306
@nelisiwemsibi6306 27 күн бұрын
🙌🙌🙌🙏
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@nelisiwemsibi6306 Hallelujah 🙌🏾 🙌🏾🙌🏾
@Tee-lady
@Tee-lady 27 күн бұрын
Yazi mina nginenkinga...a lot of Christians are saying we must not celebrate Xmas. Ai mina I'm confused now. Kanti what must we do? When we're invited to Xmas lunch should we say no?
@LindiweMthimkhulu-r9m
@LindiweMthimkhulu-r9m 27 күн бұрын
Amen ngingathi mina khululeka mntakaBaba asibonge uNkulunkulu osigcine kwaze kwala . Sikhule sazi ukuthi we celebrate Christmas cause Jesus was born during this time , okay if now they say we do not know the exact date as some say it was in September . We should celebrate that He was born no matter when . That shouldn’t be a sin . Amen 🙏
@WonderMalindisa
@WonderMalindisa 27 күн бұрын
Christians are not celebrating Christmas , because Jesus was not born on the 25th of December, so what are you celebrating?
@ThinaMbojoyi
@ThinaMbojoyi 16 күн бұрын
​@@WonderMalindisaexactly we used to celebrate lies now that we know Engel yathunywa Kwi nyanga ye6 which is June that means Jesus akaze azalwe ngo December so we should celebrate Jesus birth everyday
@gcogcocarelse
@gcogcocarelse 15 күн бұрын
If you are a child of God pray and He will give you an answer bazalwana anything you want to know about God search the scriptures ayikho ixmas in the Bible so it'sl a know and the Holly Spirit will minister to you .Yeyehlabathi children of God do not belong to the world but to the Kingdom of God do not accept an invitation.
@sizosilwanyana3566
@sizosilwanyana3566 26 күн бұрын
Next time ingaske uTat Ntanda afike no Mama wakwakhe aphe studio. Amen
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 26 күн бұрын
@@sizosilwanyana3566 Hawu ufuna ukumbona kahle mzalwane 😊
@sizosilwanyana3566
@sizosilwanyana3566 26 күн бұрын
@quartertomedia6411 yes plus asimazi kakuhle asikamboni kanti uTata simbona qho yena rhoqo
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 25 күн бұрын
@@sizosilwanyana3566 Ngizokhuluma naye amen.
BAYGUYSTAN | 1 СЕРИЯ | bayGUYS
36:55
bayGUYS
Рет қаралды 1,9 МЛН
Isikhathi Sokuqaphela | We are saved to save | Nompumelelo Mazibuko.
1:37:06
Phindile On The LGBTQIA+ Spirit, Upbringing, Finding God.
47:07
Chris network
Рет қаралды 27 М.
Chimwemwe on Brazilian Hair, Marrying A White Man, Demons, Finding God.
1:00:44
Ukuhamba Ngobungcwele | Solution ngama spiritual spouses | Vuyani Dube
1:37:41