No video

Gogo Bathini Mbatha TV | Ukuzalwa Wembhethe | The only bookings line: 035 799 5703

  Рет қаралды 43,039

Dr. Gogo Bathini Mbatha TV

Dr. Gogo Bathini Mbatha TV

5 жыл бұрын

Ukuzalwa Wembhethe E1 | Gogo Bathini Mbatha TV. The only bookings line: 035 799 5703

Пікірлер: 34
@SophyMashele-rw2cs
@SophyMashele-rw2cs 4 ай бұрын
Gogo,yaa this is reality gogo wow.
@lindiwemtshali8603
@lindiwemtshali8603 5 жыл бұрын
Thokoza gogo nginenkinga la nami ngatshelwa ukuthi ngazalwa ngimbethe ingubo yalahleka akwangenziwa lutho nje ngaze ngamdala manje kubi ayikho into elungayo ngibalekelwa imali ubudlelwane bami abuhlali sekuze kwaphela nomshado angsazi noma ngiloyiwe ke manje ngcela ukwazi ngingasizakala kanjani baba Shandu
@mbusodubazane7005
@mbusodubazane7005 4 жыл бұрын
Gogo ngicela uke uchaze ngokuzalwa ugaxile, and the difference between ukuzalwa ugaxile nokuzwalwa wembethe.
@kgalalelooctavia3779
@kgalalelooctavia3779 4 жыл бұрын
thokoza gogo I love the topic umfana wami wazalwa nayo gogo bayithatha e baragwanath
@bonisiwemlotshwa1538
@bonisiwemlotshwa1538 4 жыл бұрын
Wow amazing show ✅✅Gogo .B.Mbatha
@Lindokzn
@Lindokzn 5 жыл бұрын
Ubhuti wam omncane wazelwa embethe kodwa we not yet sure how to go about. I like the fact yokuthi you state that niwenza ngendlela ehlukile lomcimbi. My question would be, niyakwazi ukuthola ukuthi umuntu abantu abadala asuke ebembethe abokomalume or abakubobaba wakhe. Keep it up Ndabezitha, I'll follow and share about your channel!
@ledwabaalinah1002
@ledwabaalinah1002 4 жыл бұрын
Thokoza Gogo Mina nge zelwe nge embhethe. Ba ithatha. Umama wa se next door wa e thatha ma nga qeda uma ama ukuzala. Alinah Mashao
@xxxnatiiondbn
@xxxnatiiondbn 3 жыл бұрын
Gogo bengsacel usinike izimpawu zomunt owazalwa embethe, I cant seem to find the Episode 3 Video....Ngyacela Bandla!
@sadiasultan3977
@sadiasultan3977 4 жыл бұрын
Baba I want to know what is a different between amadlozi and izithunywa
@msizishange9277
@msizishange9277 5 жыл бұрын
thokoza Gogo mina sengalenza igobongo....kusele ukuliphothula.... hopefully ngzoba rayt after ukphothula
@dr.gogobathinimbathatv
@dr.gogobathinimbathatv 5 жыл бұрын
All the best Msizi. Nami nginethemba ukuthi ingilosi izokhanyisa
@skhulilejoyfullsibiya1543
@skhulilejoyfullsibiya1543 4 жыл бұрын
Gogo kukekwenze uzalwe we Beth's imimoya. Basho njalo kimina. Makunjalo kweziwanjani
@phindilezwane6058
@phindilezwane6058 2 жыл бұрын
Thokoza gogo
@nmgomezul
@nmgomezul 4 жыл бұрын
Gogo ngyabonga
@Centlecia
@Centlecia 3 ай бұрын
If you have it what must you do with it
@nonhlanhlamaphumulo980
@nonhlanhlamaphumulo980 3 жыл бұрын
Mkhulu ngihlupheka yindaba yokuzalwa ngembethe ngivele ngehle izinyembezi ngisiza abantu baphumelele kodwa okwami kumile ngafihlelwa ngoba umama esaba ukungitshela engazi naye ukuthi uzokwenzani kuhlupheka ngisho umfana wami ngibona kuzohlupheka nezingane zami sengikhathele ngempela.
@musanorman7877
@musanorman7877 4 жыл бұрын
Thokza Gogo bathini mbatha sengihabile sengikhathele Balibele bathi nginomoya
@kuselwasotshangane2271
@kuselwasotshangane2271 3 жыл бұрын
Ndazalwa ndebethwe mna.I am lucky that my mother is still alive so wandixelela.Yhoo I am not the luckiest mna.izinto zam azihambi kakuhle.I hope one day Konke kum zingahamba kakuhle izinto zam❤️🥲
@oupajacob3296
@oupajacob3296 2 жыл бұрын
Dumela ntate I'm one of those who were born was born with vale and I'm experiencing problems in my life I need help!
@nthofelamonamola4484
@nthofelamonamola4484 3 жыл бұрын
Gogo I'm interested in the topic but now some words I so difficult to understand I speak sotho.
@nswacaphilani771
@nswacaphilani771 4 жыл бұрын
Baba mbhatha. Izimpawu zokuzalwa wembhethe zibonakal kanjan?. Hei ngyafisa baba unghlolele. Ngikude inkinga iskhath engastholi
@slindilebiyela2654
@slindilebiyela2654 5 жыл бұрын
Nano mbatha bathi kuyanhlupha ml mise igobongo mnj angazi kwenziwa kanjani
@zodwandlovu4505
@zodwandlovu4505 4 жыл бұрын
Thokozani bo gogo baba shandu nginenkinga lapha kuye kwabonakala ukuthi umama wami wathola umntwana long ago manje bathi logo mntwana wayembethe so wadlula emhlabeni manje uza kimi njengoba dadewabo ufuna ukunginika lenhlanhla aziphiwa Mina ngizisebenzise kodwa mangizisebenzisa ngizibize ngegama lakhe ngoba ngizinikwe nguye manje mangibuza umama ngaye uthi akasakhumbuli yena ukuthi kukhona omunye umntwana wakhe owake wedlula mhlabeni akamazi manje ngididekile impela baba ngoba kuthiwa mele angise kuye afike amtshelle ukuthi nangu udadewenu angibize ngegama lami sengimlethile kuwe njengoba sesizwile ukuthi uyamfuna Naye ambize ngegama lakhe manje ngididekile ngoba umama wami uthi yena akakhumbuli enengane eyadlula mhlabeni manje angisazi ngenzenjani gogo ngicela usizo lapho
@ikkeixarra4255
@ikkeixarra4255 4 жыл бұрын
Yoh ngathi inzima eyakho sisi. Sithembe ukuthi uzosizakala. Kuloko ukuncane engikwaziyo, I would suggest ukuthi uye kubantu abahloyayo abanye to verify lento. uMma wakho kunongokwenzeka ukuthi isisu sacitheka, thats why engazi. Which would mean ukuthi izimfanelo zodade wenu azezwanga, which would mean kufanele kuqalalwe lapho, kwenziwe ngendlela yakini if isisu sichithekile. I know abanye benza amaladi and abanye kuba itiye/umsebenzi. Uye anikwe igama loyomntwana during leyo process, kunongokwenzeka ukuthi udadewenu usenalo vele igama elimlindile ongalithola ngokuthi umbuze uma uphahla ngecombo, or else uyekumuntu owushayayo umhlahlo, especially umuntu ofembayo engali thola nqo. Ingathi thats the main thing, ukuthi udade wenu ufuna ukulungiselwa indaba yakhe kuqala. Eyesembatho kungaba ukubonga kwakhe noma ukuqhubekisa izimfanelo zengubo yakhe, okungenzeka after nangedlela ehlukile kunale ejwayelekile. Nalapho sethemba ukuthi uzokhanyiseleka. Kuvame ukuthi aphinde acele ukukhuliswa ngomhlonyane etc so nalokho kungalandela ukuhamba kwesikhathi. ngethemba ukuthi kungaba lusizo kuwe lokhu, noma kukuncane nje, sikufisela inhlanhla, Makwande/
@nonhlanhlamaphumulo980
@nonhlanhlamaphumulo980 3 жыл бұрын
Ngiyosizakala kanjani ngihlupheka kanje
@nomfundokhoza1378
@nomfundokhoza1378 4 жыл бұрын
Thokoza gogo,I'm just wondering why you haven't answered any of thier questions??
@dogmaking8688
@dogmaking8688 4 жыл бұрын
🤣 🤣 🤣
@hloniphilezimba2545
@hloniphilezimba2545 4 жыл бұрын
Ngiyakubingelela nginekinga ngiyaphupha kodwa ngiyawakhohlwa amaphupho uma ngiwakhumbula uwafu
@musanorman7877
@musanorman7877 4 жыл бұрын
Abaye bathi gize bazongikuphulela izhlozi manje angisazi ngenenjani izitho azilungi
@johnykmulonga9003
@johnykmulonga9003 2 жыл бұрын
Translate mujer in English
@nswacaphilani771
@nswacaphilani771 4 жыл бұрын
Baba mbhatha. Izimpawu zokuzalwa wembhethe zibonakal kanjan?. Hei ngyafisa baba unghlolele. Ngikude inkinga iskhath engastholi
KoMalume-2 | Gogo Bathini Mbatha TV | The only bookings line: 035 799 5703
8:38
Dr. Gogo Bathini Mbatha TV
Рет қаралды 19 М.
UKUZALWA WEMBETHE NOKWEMBULA INGUBO
11:51
Emandulo TV
Рет қаралды 3,2 М.
Викторина от МАМЫ 🆘 | WICSUR #shorts
00:58
Бискас
Рет қаралды 5 МЛН
Пранк пошел не по плану…🥲
00:59
Саша Квашеная
Рет қаралды 7 МЛН
Ukuzalwa Wembethe - Mkhulu Shobelikhulu Simelane
9:19
TSOGO TV
Рет қаралды 10 М.
Isilwane | Gogo Bathini Mbatha TV The only bookings line: 035 799 5703
6:11
Dr. Gogo Bathini Mbatha TV
Рет қаралды 46 М.
Fix your life alone | Gogo Bathini Mbatha TV | Bookings 035 799 5703
19:47
Dr. Gogo Bathini Mbatha TV
Рет қаралды 135 М.
Amagobongo E1 | Gogo Bathini Mbatha TV | The only Bookings Line: 035 799 5703
13:26
Dr. Gogo Bathini Mbatha TV
Рет қаралды 69 М.
Ukuphahla E2 | Gogo Bathini Mbatha TV | The only Bookings Line: 035 799 5703
7:25
Dr. Gogo Bathini Mbatha TV
Рет қаралды 47 М.
Inhlanga Zemali - Gogo Dabuluvalo
8:56
TSOGO TV
Рет қаралды 81 М.
Igobongo Explained - Mkhulu Shobelikhulu Simelane
7:54
TSOGO TV
Рет қаралды 10 М.
Ukuzalwa Wembhethe E2 | Gogo Bathini Mbatha TV | The only Bookings Line: 035 799 5703
11:50