Imimooya esezingeni eliphezulu ekumuntu wesifazane

  Рет қаралды 80,224

Umsamo Institute

Umsamo Institute

Күн бұрын

Пікірлер: 65
@ThembelihleMathenjwa
@ThembelihleMathenjwa 11 ай бұрын
Washaya Khabazela yiyo leyo oyishoyo yonke akubusise amathongo akini nawakwaZulu wonkana ngokuwamela ukhulume iqiniso ungesabi okwakho akukhona ukwenza imali wenza umsebenzi wakho futhi uyawenzisisa ngokulalela bona abangasekho nabo bayakusiza usho konke khula ungayeki kuze kufike izinsuku zakho zokuhamba emhlabeni ❤
@YvetteGrobbelaar
@YvetteGrobbelaar 4 ай бұрын
Thokoza mkhulu syabonga ngokusikhulisa esintwin sakithi uMvelinqangi asigcinele wena 🙏🙏🙏🙏
@Nokss_20
@Nokss_20 3 жыл бұрын
Ngyaythanda lobaba, ngingamlalela usuku lonke 🤗🤗❤ siyabonga.
@fredamoavodi8281
@fredamoavodi8281 3 жыл бұрын
Ah! 🤭I can relate, ekhaya. I'm married, my elder sister (divorcee), no kids and is taking good care of the family homestead, and unenhlanhla ye mali. Our house is beautiful. My eldest sister is having 2 boys, not married, carry maternal surname. Thank you BABA for clarity🙏 We DON'T even learn this in Psychology. I'm enlightened, Thokoza Gogo👏👏
@oupazwane8412
@oupazwane8412 3 жыл бұрын
Babu Mkhize ngiyabonga ngolwazi olunamandla olungivula amehlo lingiphe nokuhlakanipha nokuqonda ukuthi kuyini ukuba ngumuntu ompisholo.💯👋👋🙌🙌
@thabisilelanga2142
@thabisilelanga2142 3 жыл бұрын
Siyabonga baba uMkhize ngokusivula amehlo, yazi ukhuluma ngodaba oluyisilonda kimina nakulabo abesifazane abanabantwana abangahlawulwanga kodwa uthole ukuthi yonke into ibheke wena ekhaya, minake abafowethu azange baphile. Uthole ukuthi ubaba wengane usabathe uyahlanganisa ukuze avele ekhaya kodwa kuvele kungenzeki uzibuze ukuthi kanti kwenzekani. 🙏
@Lungisimfundo
@Lungisimfundo 3 жыл бұрын
It would be great Siyabonga if we could have a platform where ubaba speaks about different topics in relation to our culture or rather our way of life before colonisation. I understand that he is a very busy man but choosing one topic a month for him to cover for like an hour would be great and will help teach many of the younger generation. We are hungry for learning about our life and history as a group of people and I feel like most channels focus on Izigubhu nokuthwala which won’t really help us in getting our people to the glory we used to be know for.
@jabuvilakazi2003
@jabuvilakazi2003 4 ай бұрын
Ngiyabonga Ngiyabonga kakhulu sisi kunzima sisi wami unjani
@gugurejoice-ri6jt
@gugurejoice-ri6jt Жыл бұрын
Syabonga mkhulu safa inhlupheko sesizenzile izinto
@weziweslatsha5461
@weziweslatsha5461 3 жыл бұрын
Ndiya bulela Tata. Wandikhumnuza utata ondizalayo zonke ozithetha apha wayesifundisa kanje. Ndimbonile Namhlanje isiZulu nesi Xhosa asahlukanga 🙏🙏🙏
@khweziluthuli
@khweziluthuli Ай бұрын
Syabulela baba
@mtabaniafrikanqueen5352
@mtabaniafrikanqueen5352 3 жыл бұрын
Aaah you are a treasure of wisdom Tata, a breathe of fresh air. Camagu nduna
@pearln2308
@pearln2308 3 жыл бұрын
First time I hear this explanation about the three types of women. I hope women understand that ukuzalela ekhaya is not a Taboo ke
@fionahmotsai2975
@fionahmotsai2975 3 жыл бұрын
You can say that again
@ikkeixarra4255
@ikkeixarra4255 3 жыл бұрын
That’s not what I heard but rather in certain instances it is ancestrally crafted not to say it’s not taboo it still is and cause ancestral sickness on the child
@buhlegumede6025
@buhlegumede6025 3 жыл бұрын
Ancestral sickness?? It may not be a taboo but but Ancestral sickness is taking it too far ... it becomes an Ancestral sickness when the rightful rituals are not done for the child and when they don't remain with their mothers family.
@ikkeixarra4255
@ikkeixarra4255 3 жыл бұрын
It’s not too far, no ancestor encourages a child to be born ekhaya. If kwenzeka lokho kuletha ukugcola nokudeleleka ekhaya, kuvusa icala in the fathers family and brings ukungcola kubo futhi. All of that is ancestral sickness. The rituals you speak of are to correct a wrong they are not natural to child birth which must be under the agreement of both ancestors. In the end what DR Mkhize is talking to is when the girls ancestors agree with the fathers family to receive a sperm donation for which the fathers family will have no claim over the child and no mbango is to arise due to long standing agreements between those families which is totally outside of ukuzalela ekhaya per the norm. It’s an exception that can’t be extrapolated to justify what we know causes ancestral sickness.
@sarahsibisi4864
@sarahsibisi4864 Жыл бұрын
Siyabonga mkhulu ukusakha
@hambakinimgodoyi8614
@hambakinimgodoyi8614 3 жыл бұрын
I wish ubungu Tata wam,ngoba ngihluphekile emphefumlweni
@roseshomecookedmeals3094
@roseshomecookedmeals3094 2 жыл бұрын
Same here. I think I would be a very different person. 🙏🏽🙏🏽🙏🏽
@gugurejoice-ri6jt
@gugurejoice-ri6jt Жыл бұрын
Syabonga mkhulu
@fundongidi7957
@fundongidi7957 3 жыл бұрын
'Sithe uma singena enkululekweni, yonke into sayiphendula yayipolitiki. Akusekho lutho uMkhize engakukhuluma objectively kungathiwa eyi akashawe uMkhize. Uthi... Ngoba inkulumo yami ilinkwa nepolitiki. Yonke into isiyipolitiki namhlanje. Yingakho-ke nje, sihlukumeza abantu besifazane nezingane; ngoba asisatsheliwa ukuthi umuntu wesifazane uyini.' - Presented the same point in a broader perspective of how poor activism has hurt us as a nation. Great hearing it in a narrrower (more specific) perspective.
@fundongidi7957
@fundongidi7957 3 жыл бұрын
'Yonke into siyithathe ngokwepolitiki, sayithatha ngokomnotho, sangabheka ukuthi to we as africans: what is a woman (in the african context)? Everything is westernized. Kuthiwa women empowerment... Bakwethu, umuntu wesifazane vele unama powers akhe aziwayo ngokwesintu, kuphela ayehlonishwa.'
@mkholom
@mkholom 2 жыл бұрын
Baba you are an icon for this country and I wish izinyanya zakini zibe nawe kufikela ekugcineni kwempilo yakho Khabazela.
@sindielucia2050
@sindielucia2050 3 жыл бұрын
Ngicela kufika Baba kuwe i always listen to u on ukhozi fm
@njabulomsa4726
@njabulomsa4726 Жыл бұрын
Tholakala kanjani baba
@gugurejoice-ri6jt
@gugurejoice-ri6jt Жыл бұрын
Ngiyabonga baba ngolwazi Uma unethongo kumele yini uthwase or uphahla nje kuphel
@JaneDoe76664
@JaneDoe76664 3 жыл бұрын
Siyabonga Baba Khabazela, You are our Treasure.
@thembichili686
@thembichili686 3 жыл бұрын
Syabonga kakhulu Baba Khabazela.
@sim3702
@sim3702 3 жыл бұрын
Baba wami, ngingumuntu ngawe. Izinto zami ziyacaca manje. Ngibonga angiqedi Khabazela, Mavovo, wena waseMbo
@nontobekobiyela2548
@nontobekobiyela2548 Жыл бұрын
Wakusiza kanjani
@isaacmoyane
@isaacmoyane Жыл бұрын
Ngicela ukubuza uma umuntu eboniswa ukuthi akaqhoke Ibhayi engathwasi kodwa enedlozi eliphuzulu kumele yini aliqhoke
@sphumelelembele5368
@sphumelelembele5368 3 жыл бұрын
Baba Mkhize.💪💪💪💪💪✊✊✊✊✊✊✊
@brightbuthelezi8024
@brightbuthelezi8024 3 жыл бұрын
Syabonga Wena wasembo
@ntombisebiloane1785
@ntombisebiloane1785 3 жыл бұрын
Ngyabonga Baba ukusihlaziyela lodaba lomuntu wesfazane ngoba amadoda awakuzwisisi ukuthi umuntu wesfazane unamandla
@mendysimelane1818
@mendysimelane1818 3 жыл бұрын
Syabonga Baba 🙌
@lindwembhele3738
@lindwembhele3738 3 жыл бұрын
AMEN 🙏uyashaya mkhulu siyaphila eMlambomunye,wena waseMbo
@sindisiwe99
@sindisiwe99 Жыл бұрын
Njengami babAmkhize angiganile ngihleli ekhaya ngibiza isibongo salapho kwakushade khona Waze wahamba emhlabeni engahlukanisile umfana ubiza esasekhabo mama nezingane zakhe zibiza isibongo sakubo kama wami mina ke anginayo ingane kusho ukuthi soze sakhulA isibongo sasemsjadweni kamama
@nelisiwesimelane2346
@nelisiwesimelane2346 2 жыл бұрын
Siyabonnga khabazela izimfundiso zakho akwande kodwa bengicela baba ukuthi ungicazele ngendaba yehlahla lomuntu ongasekho lenziwa njani lisa ekhaya noma uhamba nalo uma lize lasala emathuneni kwenziwa njani uma esekhushulwa bengicela mawunga khona uluphinde ohlelweni lukadudu khoza ngoba ngoSeptember ngizo kwenza umsebenzi wokukhuphila ngiyabonga Khabazela
@nompumelelongcobo5784
@nompumelelongcobo5784 3 жыл бұрын
Wise words baba, siyabonga kakhulu👏👏
@kwazingcobo5430
@kwazingcobo5430 3 жыл бұрын
Siyabonga Khabazela! 💪
@busisiwenyengane883
@busisiwenyengane883 Жыл бұрын
Yhoh bab'uMkhize konke loku okukhulume la kwenzeka la kimina ❤ ngiyabonga ngale nkulumo neemfundiso zakho
@snamalungelohadebe718
@snamalungelohadebe718 Жыл бұрын
Thokoza Mkhulu Sicela usilungisele umsindo wama video ukhalela phansi kakhulu. Syathokozq
@God_is_an_Atheist666
@God_is_an_Atheist666 3 жыл бұрын
Came back with the drone shots now😭😭👌
@xhosakoloni4716
@xhosakoloni4716 3 жыл бұрын
Mholo tatazala ndiyaqala ukumamela, ndiyakuthanda, ndifunda lukhulu. Ndiyazithanda iimfundiso ngesintu, I always say olu lwazi lwakho kufuneka Iufakwe kwi school curriculum. Hayi lomgquba ofundwayo. Abanye balahlekile tata, bayahleka abazazi nokuba baya emva or phambili baswelwe ulwazi. Yizanazo.
@banjani3732
@banjani3732 Жыл бұрын
Baba, Khabazela.Nansi impicabadala,Ugogo akashadanga wazala intombazane,nayo ayangashada. Yazala umfana yambiza ngesibongo seshende not uyise womfana.Umkhulu uthi- ke Ingane ezalwa intombazane ayiyibize ngesibongo sayise wayo njengoba sekukude kanje.Umfana ashade agcagcelwe esibongweni seshende lamama engazi.Nakhu sekufa,kugula izingane kumakoti kuthiwe izingane zabizwa ngesibongo ongeyiso sayise,noyise useyahlanya.Manje nazi izingane zasemshadweni kuthiwe azilungise umsamo ngoba useyaziwea umkhulu wazo.Zingene esibongweni sayise ngoba useye wahlWula umkbulu kababa ogcagcelwe.Khabazele chaza baba kunzima.Inkinga lomsamo usuhlule abaningi sekushoniwe emhlabeni.Sekuphele zimali ilomsamo.
@sibusisotonight6217
@sibusisotonight6217 3 жыл бұрын
Impela banamandla abo emvelo nje awubabuke nje noma kuhlatshiwe isfuba sidliwa yibo, iqolo ,cishe inkomo idliwa yibo yonke thina sidla inhloko nenyawo nje
@khethiwemethula2023
@khethiwemethula2023 3 жыл бұрын
yoh siyabonga Mkhize, asibheke konke in a african context
@miss.h3778
@miss.h3778 3 жыл бұрын
Khabazela🙌
@thembisileroselinah6238
@thembisileroselinah6238 Жыл бұрын
Mhlonishwa ngicela ukubuza uma kusele umama ekhaya unelungelo lokushisa iphepha na?
@madodasimelane2397
@madodasimelane2397 Жыл бұрын
Kubuhlungu engikubona kwenziwa yisizwe sakithi sokulandela ukwenza kwabezizwe zabase ntshonalanga sabhekela phansi ubuzwe bethu
@thukumthakathimanzini4371
@thukumthakathimanzini4371 3 жыл бұрын
Wayibeka indaba babu Mkhize.Sengathi uhulumeni ubengathatha lenkulumo ibe yisikhangiso sakho kuyoyonke indawo la akhangisa khona.Sibonge ukusifaka endleleni baba ngoba sidukile thina,ikakhulukazi thina bantu abasebasha okusafanele sivuse imizi yokhokhobethu.
@matshegolekubu637
@matshegolekubu637 3 жыл бұрын
Siyafunda siyabonga
@michaelmpusula7235
@michaelmpusula7235 3 жыл бұрын
Ngakhula ke namhlanje Khabazela, ngiyabonga kakhulu.
@relebohiletsekoa9471
@relebohiletsekoa9471 3 жыл бұрын
Good evening. Can someone translate what Mkhulu is saying 🙏🏽
@thembigwala2282
@thembigwala2282 3 жыл бұрын
Gcwabe kaMavovo, yamnandi lencazelo siyabonga Gubhela.
@thobekamhlongo5957
@thobekamhlongo5957 2 жыл бұрын
Cela number yase Mlambomunye
@hildathokozileshezi6117
@hildathokozileshezi6117 3 жыл бұрын
Mmm kunjalo bashonja lo
@khuttalanqobo8891
@khuttalanqobo8891 3 жыл бұрын
Angibingelele baba! Baba umntu ofuna ukuhlangana nawe wenza kanjani? Camagu!!
@ntombialani
@ntombialani 3 жыл бұрын
Owesfazane ofika ezogana Bese uyathakatha ingabe naye isuke elethwe ithonga?
@nomasontogumedegumede849
@nomasontogumedegumede849 3 жыл бұрын
Kungenzeka kuti kusuke kukhona umoya wobuthakathi la eganele khona kanti nakubo ukhona,so eminye imimoya iyalandana
@thobekamhlongo5957
@thobekamhlongo5957 2 жыл бұрын
Cela number yase mlambomunye
@zibuyileshangase6233
@zibuyileshangase6233 3 жыл бұрын
🙏❤️💯💕✨
@luckyxaba9518
@luckyxaba9518 3 жыл бұрын
Décolonisation to go back to our originality
Umsamo Encounters   E7 - Imicimbi Yesintu
19:28
Umsamo Institute
Рет қаралды 83 М.
Ingono Yomsamo Season 2
24:11
Daily Dose TV
Рет қаралды 14 М.
Леон киллер и Оля Полякова 😹
00:42
Канал Смеха
Рет қаралды 4,7 МЛН
Umsebenzi wokufaka abantu abadala ekhaya
12:08
Umsamo Institute
Рет қаралды 201 М.
Ingono Yomsamo epsiode 9
24:44
The Bar Group
Рет қаралды 48 М.
Imbeleko, umhlonyane, ukubonga abadala, umemulo kanye nokufihla umuntu
12:44
Ukugeza izandla namahalavu kanye nomxokozelo
11:01
Umsamo Institute
Рет қаралды 17 М.
Ingono Yomsamo Season 2 Esp 1
23:05
Daily Dose TV
Рет қаралды 15 М.
Ukhozi FM TV: Professor VVO Mkhize
1:04:21
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 45 М.
Ingono Yomsamo Episode 6
21:07
The Bar Group
Рет қаралды 29 М.
Isibongo nenhlobo zengane - 7 Types of Children
10:51
Umsamo Institute
Рет қаралды 86 М.
PROPHET MAGEJAGEJA - UMSAMO SERIES PART 2 21 JANUARY 2024
25:30
Prophet Magejageja
Рет қаралды 29 М.