IMPI PHAKATHI KWA MTHANDENI NO KHUZANI

  Рет қаралды 62,344

PERFECT TV SA

PERFECT TV SA

Күн бұрын

PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84

Пікірлер: 279
@qondisilebusani2607
@qondisilebusani2607 Жыл бұрын
Kwazise. Phela. Nawe uwumanqele. Usebenzela kini. Asithukin 😊
@lizwinxumalo3889
@lizwinxumalo3889 Жыл бұрын
Wena uyaphapha nje akukho okunye wena uze ubashuthe bekusho bani 🤣🤣🤣🤣🤣
@triple-tfilms7373
@triple-tfilms7373 Жыл бұрын
Wena uwumlandeli kaMthandeni, ngeke vele ubeke kahle ngoKhuzani
@triple-tfilms7373
@triple-tfilms7373 Жыл бұрын
@@smjeey3928 Likephi iqiniso la ngoba lomfana unamanga uMthandeni ubese motweni akaze amlamulele futhi mhlampe unamanga akaze ashaywe
@mteemcool9373
@mteemcool9373 Жыл бұрын
Wena aweyeki you need body guards kodwake nawe uyazi ukushutha abantu bexabane is dangerous ushuthe wazi ukuthi ungabhokleka, be careful next ngoba nizophuma umphefumulo nishuthela abantu abangeke banincede ngalutho.
@xhobelaxhobela5149
@xhobelaxhobela5149 Жыл бұрын
Ngiyafisa ukuhlangana noyedwa kwezika Khuzani emgangelweni, ngifisa ukubabonisa ubunsizwa. Ngifisa ukuhlangana noThibela noma yena uSuzani (Khuzani) angichemile ukuthi ezikaKhuzani bayazitshela ukuthi bazi konke okwenzeka empilweni #UMGANGELO ZINSIZWA ukuze sihloniphane.
@zwehmediah7147
@zwehmediah7147 Жыл бұрын
Musa ukuchema
@triple-tfilms7373
@triple-tfilms7373 Жыл бұрын
Ubunsizwa akukona ukuthi usuke uxosha wonke umuntu, uThibela ubezama ukubeka endleleni lomfana omthukayo okthiwa uMshovo, uma wazi kahle induku okanye ukudlalwa kwenduku uzoyazi lento engyishoyo
@vincentgumede5459
@vincentgumede5459 Жыл бұрын
Danki bafo
@sandilesanelemabaso3726
@sandilesanelemabaso3726 Жыл бұрын
Muhle umsebenzi wakho bafo uqhubeke ukhule. Sasifunda nawe eGqikazi kwaNongoma ngangithi uyophumelela ngebhola ngoba wawulazi kakhulu.
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
Sandile bafo Ngyabonga ayy ngashaywa idolo😂😂 but Ngyabonga I compliment 🙏🙏
@zahfakazi
@zahfakazi Жыл бұрын
@@perfecttvsa7051 sorry bkt siyabonga ngoba inyama isahlangene nomphefumulo awoqaphela ngelinye langa bro
@RealTV11
@RealTV11 Жыл бұрын
Ngaze ngaphoxeka 😭 😭 😭 😭 😭 😭 😭 😭 😭 😭
@msuthuloliwe9754
@msuthuloliwe9754 Жыл бұрын
Awungihlaziyel lolundaba ngiyazifel nge Channel yenu
@freedomzulu275
@freedomzulu275 Жыл бұрын
hambovula icala mfokababa, just imagine ukube kufe wena ker izolo?? we can't take chances, they must know such behaviour is not tolerated
@zakhelendwandwe3053
@zakhelendwandwe3053 Жыл бұрын
Ngithi mina uMjosti akayeke into ehlangene no Maskandi. Uhlulekile.
@Zongeze
@Zongeze 19 күн бұрын
Uthini wenkabi ,awshesh ucace ukhulum izint engenasding
@mfanakaswidiking1139
@mfanakaswidiking1139 Жыл бұрын
Akumanga liyabhubha😂😂😂🙌
@kingzosotv2965
@kingzosotv2965 Жыл бұрын
Ungakhohlwa ukusho ukuthi bakubeka isandla kabuhlungu 😔 😢 😭 usuvuka phansi mnganami
@sinalompumlwana3426
@sinalompumlwana3426 Жыл бұрын
Kusho uktke kodwa awnaki izintatheli ziyashawa vele nje.iGcokama lona leli elikusizile layshaya intatheli
@velemsenidlomo9424
@velemsenidlomo9424 Жыл бұрын
Ay ke ubuseza kahle... Kanti uchemile byeeee
@nkosinathinhlakanipho6632
@nkosinathinhlakanipho6632 Жыл бұрын
Ukhuziwe nje nkabi.... Kuthiwe yekela ukubashutha. Waqhubeka wena. .
@velemsenidlomo9424
@velemsenidlomo9424 Жыл бұрын
Badala abafana begcokama ukuthi abondlekanga😂utekisi mdala Umshovo mdala ama twins madala uShilisi mdala
@simontshangase9628
@simontshangase9628 Жыл бұрын
sorry bafo kuzolunga🤦
@langelihlesokhela4967
@langelihlesokhela4967 Жыл бұрын
ushayelwe inkani engenamsebenzi nokuba owakwa Manqele
@philanijili8382
@philanijili8382 Жыл бұрын
Ngyakthanda mukhuza uthibela nomshovo 🙏👍
@thembinkosivilakazi4761
@thembinkosivilakazi4761 Жыл бұрын
UKhuzani ulwe noMthandeni noma kshaywe wena ngoba kade ngpinde la beshayana khona uwe nje othol isbhaxu
@sibongilemadela472
@sibongilemadela472 Жыл бұрын
Yingoba ucemile noSikhova
@lavendermthembu1715
@lavendermthembu1715 Жыл бұрын
Ngubani owathi lesitabana ukhuzani useyinsinzwa
@sabelomahlambi3863
@sabelomahlambi3863 Жыл бұрын
Uthe u King Zoso wena ufile yinduku🤣🤣🤣
@bhalegijima3377
@bhalegijima3377 Жыл бұрын
😂😂😂
@kingzosotv2965
@kingzosotv2965 Жыл бұрын
Musa ukungiqhatha yini manje 😆 🤣
@sthembisonjabulo4324
@sthembisonjabulo4324 Жыл бұрын
Bancane mele beyeke ukbebeza ngoba bazoshaywa
@ayandasboniso4481
@ayandasboniso4481 Жыл бұрын
Yabona lokhu kwangakithi ngyakwazi kuligwala kwazi khona ukujuma abantu futhi le tunsula isiphaphela amaphoyisa futhi lento ubofika lapha kwa Gwebu ngikusule nge mpama
@desmonddes5514
@desmonddes5514 Жыл бұрын
Ay baba uhlanganisa intezingahlangani lah Mgqumen ungenaph manje lah ngoba umthanden nj akaculis kwakhe Angphathike ulive wakhona Wazewaybekakabike Inkosi Kamaskandi Ngoba zsazokhala kuse amastarter laWa
@nkosiyazinzimande8780
@nkosiyazinzimande8780 Жыл бұрын
EY nkunzi yami ngakubona lapha ugxuma evenini wacasha ngephoyisa ey uThibela wagudluza kwaphoyisa ey phola ndoda wagxobeka mbijana u King Zoso wayecashe emvakwami ekuhlekaa
@sihlenhlakanipho7927
@sihlenhlakanipho7927 Жыл бұрын
Ngishaye ke .....ay islima lesi
@smangangema8258
@smangangema8258 Жыл бұрын
You're good story teller🤣😂
@blessingmaphumulo1572
@blessingmaphumulo1572 Жыл бұрын
Cha kuyadingeka ukufunda ukubekezelelana, inhlangano yezintatheli azibavikele abathebuli be KZbin.
@sandilemagenqe9778
@sandilemagenqe9778 Жыл бұрын
Lol wena phela usihlama uhlala ukhuluma kabi ngoKhuzani 😅
@sebnzhino
@sebnzhino Жыл бұрын
Uyaconfesa uysuthile induku
@sifisotwalamedia
@sifisotwalamedia Жыл бұрын
Phephisa Nkunzimalanga✌🏻
@sbonelohadebe3325
@sbonelohadebe3325 Жыл бұрын
😂 😂 😂ncese bafo uzophola bro wam
@mfundomalunga8491
@mfundomalunga8491 Жыл бұрын
Next time uboyeka indaba iyiningi hlala odabeni sibuka ngama data la.
@charleskhumalo7979
@charleskhumalo7979 Жыл бұрын
Lol 😅 ukuthintile uKhuba wakubhabhadisa 🤣🤣🤣
@ndumisodumisane1983
@ndumisodumisane1983 Жыл бұрын
🤣🤣
@lindojiyane6540
@lindojiyane6540 Жыл бұрын
khululeka bafo lingaphezulu ubhoova kuze kwawa neFINCE phephisa perfect SA ubashuthe ungayekhi
@siphomthethwa673
@siphomthethwa673 Жыл бұрын
Yimbi kakhulu.... Ube right bafo,
@sanelemkhize5172
@sanelemkhize5172 Жыл бұрын
Mnj uzosxoxela indaba othi uyishuthile,eyyy ndoda walimosha i data ngento engekho
@siphelelemthembu8379
@siphelelemthembu8379 Жыл бұрын
Nizofela ubala ngokuthanda indaba zabantu,nifuna sona isinkwa
@ayandasboniso4481
@ayandasboniso4481 Жыл бұрын
Kanti uthola into obuyifuna ziyalwa izinsizwa wena uyashutha
@tptozngwadi5874
@tptozngwadi5874 Жыл бұрын
Uchemil vele
@user-iy7fu4ht8b
@user-iy7fu4ht8b Жыл бұрын
Ulubele ukugida ingoma kahambe ekhaya Kubo ayogada iyinkomo zika babuwakhe
@mxolisihopewellzondi3678
@mxolisihopewellzondi3678 Жыл бұрын
Bayoze bambone lo Khuzani nokuncola kwakhe
@mhlengimakhanya1335
@mhlengimakhanya1335 Жыл бұрын
Uchilisi sengaze eshawe abafana eyikhehla
@user-ok2gi8jz6l
@user-ok2gi8jz6l 9 ай бұрын
Yey wena musa ukukhuluma amasimba vele wen ucheme nodunudunu
@lindobiyela8466
@lindobiyela8466 Жыл бұрын
ngithanda isizotha sakho ngathi akwenzakalanga lutho kuwe izondo ngathi awunayo uphole bhuti uberyt sorry
@dreblack7662
@dreblack7662 Жыл бұрын
Awuu isdina mthandeni
@ernestmkhwanazi1950
@ernestmkhwanazi1950 Жыл бұрын
Ewu nxese Mfwe2, Abawuyeke lomdlalo awusekho mnandi ngoba sekuzofa abantu ngoku ngena sdingo ngoba lempi le isizo qhubeka nakuba landeli omunye wabonakala egqoke umfaniswano thizeni sekumele kubekhona ogijimayo engazelele Okubi kakhulu wukuthi akusaliwa ngezandla sekwaliwa ngesbhamu
@sabelongema8252
@sabelongema8252 Жыл бұрын
Nani anijimi nilengisa izingalo ezondile ekbeni nishutha amabhinca banezincweba lababantu
@ronniembuto1808
@ronniembuto1808 Жыл бұрын
Yeyi yabuhlungu into oyixoxayo ubonowami ukuthi hlambe kunganjani mani qoka imifaniswane kwaziwenje ukuthi makuqamukawena awuthitwa ngoba wintatheli phephisa doda ukuduma ngobubhokolo kubi angisholutho obhaline inkuzi ujakalase
@mondlidesmond6210
@mondlidesmond6210 Жыл бұрын
Impi Yona isisukile shame ngiyadabuka ngoba uKhuzani sekwenzeka into ayifunayo
@philanijili8382
@philanijili8382 Жыл бұрын
Yekelan ukuphapha nani ubushuthan, wintatheli yn?
@athenkosibelerana8926
@athenkosibelerana8926 Жыл бұрын
Ukhuzani anginandaba naye mara akakwazi ukuhola amagidangoma akhe and zonke ezinto zenziwe ngamagidangoma kakhuzani bubudenge obukhulu
@oupatshabalala6060
@oupatshabalala6060 Жыл бұрын
Ewu nxese nkunzi ukhuzani yena akayena uphuma silwe jst uthibela uhlulwa utshwala akayeke lento yakhe cz angeke akhule mayezoqhuba kanje
@khoimkhwanazi6155
@khoimkhwanazi6155 Жыл бұрын
Kodwa umuntu oqale ukukhomba lobafo nguye Khuzami
@oupatshabalala6060
@oupatshabalala6060 Жыл бұрын
@@khoimkhwanazi6155 uqinisile nkunzi bt ongicasula kakhulu ilo ozenza ibhoklolo umgodi bezogcina ngokukhomba siyamazi
@lindokuhlemthokozisi4410
@lindokuhlemthokozisi4410 Жыл бұрын
Ey akibutshwala ndoda iplaniwe lento.
@zwelihlevilakazi3707
@zwelihlevilakazi3707 Жыл бұрын
Ungalinge uthembe amaphoyisa aseRSA khohlwa. Kodwa ke mfwethu ncese, waze wazikhipha kmina uKhuzani.
@sibongilemadela472
@sibongilemadela472 Жыл бұрын
Uyaphapha wena bakushaye kacane
@sandilehadebe9647
@sandilehadebe9647 Жыл бұрын
Kwangath le video idicilela isthunzi saKhuba nje
@qinisanidlamini1528
@qinisanidlamini1528 Жыл бұрын
Cha nsizwenye ayidicileli phansi isithunzi sika Khuzani le video uyena u Khuzani ezehlisa isithunzi lento babengalwingani emcimbini ka Khuzani ngoba phela lababantu kade behlangene zolo lokhu ku white what kahlekahle bebe qonde ukona umcinbi ka Mjost laba
@zolisanindzoyiya7417
@zolisanindzoyiya7417 Жыл бұрын
Siyabonga perfect TV, lonto ithetha ukuthi impi ye Gcwentsa ne Bhova isaqhubeka ke xakunjalo weeeh Nkabi 🙆‍♂️
@sbonisoinnocent2214
@sbonisoinnocent2214 Жыл бұрын
Kodwa lento eyenziwa nguThibela ayinhle sidalo ngoba ukhombise ukweyisa
@zahfakazi
@zahfakazi Жыл бұрын
@@sbonisoinnocent2214 sboniso mina ngibona kuty uThibela akaze aneliseke mhla umshovo embizile waty abahlangane kwa maymaye kwagcina kulamulwa ft abanga hlaliswa phans bedlulise shuty nomapy Lana bebonana zakhala
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 Жыл бұрын
Yazi abantu bakithi bameke bathi “ngishayeke” basuke sebeqedile ukucabanga 😂😂😂
@thembalethuncwane6730
@thembalethuncwane6730 Жыл бұрын
Lol 😂
@user-iy7fu4ht8b
@user-iy7fu4ht8b Жыл бұрын
Anotshela lelikhehle mfana uthibela ayekele ukuphapha ubonakala ngokuba igida Ngoma emdala kangaka
@ntuthukodlamini223
@ntuthukodlamini223 Жыл бұрын
Bophisa iqembu eliqale umsindo pls isixephezelo kufuneka akunike ikhuzani three months engapefomi akasaphedwe uthibela akaxoshe unophela uphehla iphi lona
@siyavuyadintsi819
@siyavuyadintsi819 7 ай бұрын
Uyagula wena
@thandekanzimande5842
@thandekanzimande5842 Жыл бұрын
Amanga akho. Akekho umuntu oshaywe ngalendlela ochaza ngayo onjena🙄🙄
@ntuthukondawonde1862
@ntuthukondawonde1862 Жыл бұрын
😂😂 ngichazwa indlela oybeka ngayo
@lunganisimanga9415
@lunganisimanga9415 Жыл бұрын
Phephisa nkunzi, bebefuna ukuxoxa xoxa nje nawe bengeke bakulimaze 😂
@minenhledlamini2575
@minenhledlamini2575 Жыл бұрын
Kodwa umshovo uye owsukela uthibile ... Lapho mubini naye umshovo
@sphiwegeqele3867
@sphiwegeqele3867 Жыл бұрын
Hhayi seku late kulokho 4 ukuyekwa........leliqulu labo.....loyithola leyonduku...
@nhlanhlancwane7735
@nhlanhlancwane7735 Жыл бұрын
Wena nje lezinja zikushayele ukth owakamanqele hambovulicala
@user-iy7fu4ht8b
@user-iy7fu4ht8b Жыл бұрын
Nawe ngeke ubekekahle ngomthandeni ngekethina slandelane nogezkhwapha
@thokozanimgb7481
@thokozanimgb7481 Жыл бұрын
"Ngiyanivuma bafwethu niyashayana..." 😭😂🙆‍♂️ Nxese Duyaza ngokuhleka kuyahlekwa noma kufiwe🙏
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣 ayy Khuleka mfethu
@sabelongema8252
@sabelongema8252 Жыл бұрын
Uthi asife sonke kodwa akaphumanga emontweni leligwala leli
@djscwephemsuthu5306
@djscwephemsuthu5306 Жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣 Vula icala bafo
@velemsenidlomo9424
@velemsenidlomo9424 Жыл бұрын
Umshovo abadlale udede no thibela
@user-iy7fu4ht8b
@user-iy7fu4ht8b Жыл бұрын
Phela abalandeli bakhuzane bancengile baphakelwa khona kwampungose ngezwa ngabo ukhuzani ubaholela 2500 ngenyanga wakewalibonaphi igida Ngoma slide njengo thibela ukhuzani akamnikeze imali yakhe ugugile loyamuntu ikhehle manje uthibela uzofela engomeni
@sibonisondabenhle2019
@sibonisondabenhle2019 Жыл бұрын
Eyi kwakubi ngane yakwethu, asibonge ukuth uyaphila 🤦‍♂️
@happymhlongo610
@happymhlongo610 Жыл бұрын
Singabantu kumele sihloniphane, kubuhlungu okukwehlele bafo as for uthibela neqembulakhe ebeliyohlasela, bazosenza singabahlonipha nathi sifise ukubona ubunsizwa babo and thina abanyi asibiki kuphela siyakhipha futhi!
@mlulekicandlovu1647
@mlulekicandlovu1647 Жыл бұрын
Into edala neyeke ukuthi niphinde niqambe namanga yikho nishawa nje and futhi nisazoshawa kusekuncane loku
@nyathinhlaka4568
@nyathinhlaka4568 Жыл бұрын
Bebethi bashaya intatheli ye 1kzn tv, siyabadinga labo abanga
@siphesihlendlovu6692
@siphesihlendlovu6692 Жыл бұрын
Abakwa sabc baphathamakhadi wenake ubuphetheni umuntu unelungelo lokunqaba nokushuthwa
@moreblessingsmoyo9740
@moreblessingsmoyo9740 Жыл бұрын
Bekumele akushaye
@mzwandilesiyabonga4371
@mzwandilesiyabonga4371 Жыл бұрын
Bhuti siyabonga ngokuba neqiniso kwakho
@siyavuyadintsi819
@siyavuyadintsi819 7 ай бұрын
Bakubethee kancinci s'denge ndini
@mthokozisimqondisichannel8999
@mthokozisimqondisichannel8999 Жыл бұрын
Bakithintile nawe bafo phephisa😂😂
@sbonisoinnocent2214
@sbonisoinnocent2214 Жыл бұрын
Bacheme naye ukhuzane asikho sidingo sokuthi akushaye khuzane
@Lungani071
@Lungani071 Жыл бұрын
Mxm besengithi ngizomlalela kulo December ayi usevele waiqedela kimina u Mgodi.
@sphamandlahlongwa3724
@sphamandlahlongwa3724 Жыл бұрын
King Zoso uvele wazosa phansi kwemoto izoso🤣🤣🤣🙈
@babthwala1230
@babthwala1230 Жыл бұрын
😂😂😂😂Mina ngithanda Amanga akho Mfanakith 😅😅
@triple-tfilms7373
@triple-tfilms7373 Жыл бұрын
Yey unamanga lomfo🤣🤣 unalawa asobala🤣🤣
@mnqobithembalethu6113
@mnqobithembalethu6113 Жыл бұрын
Cha kubuhlungu okwenzakala endimeni. Kodwake bayaz abenzibakho.
@andileshozie3480
@andileshozie3480 Жыл бұрын
Ai wangibulala ngehlaya nkabi ubusubambe irim laBhova😂😂
@andiswamjoli8198
@andiswamjoli8198 Жыл бұрын
Hau nawe soyoze uthole impama ngokushutha🤣impama ka Thibela cabanga 😄
@sphiwegeqele3867
@sphiwegeqele3867 Жыл бұрын
Inkinga elani iqulu.....kubantu abancane.....
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Жыл бұрын
Ngshaye ke 😀kodwa Skhova vele bebebhekeni labosgqoko sinembobo ??
@nelisiwemdima8672
@nelisiwemdima8672 Жыл бұрын
Hamba uyovula icala...
@nonkululekobonakele6805
@nonkululekobonakele6805 Жыл бұрын
Ndod uma uchaza ungathemelez nkabyam nqamlela haw unjan nje kant wen haw aibo bazohamba abalandel
@ezidlbhedumaskandichannel5323
@ezidlbhedumaskandichannel5323 Жыл бұрын
Lalelake mfana uMthandeni akanambangi lungisake lapho
@vuyisanana1912
@vuyisanana1912 Жыл бұрын
Sicela na next event uphinde ushuthe ngoba vele ukhuzani uyena ohlohle lempi . My wish ukuthi kungakhuzwa na next event
@mthabisenimthimkhulu538
@mthabisenimthimkhulu538 Жыл бұрын
Nizopheza ukuhamba nishutha
@nokukhanyakhubisa9460
@nokukhanyakhubisa9460 Жыл бұрын
Uphi yena king zoso 🤣🤣🤣ucashile enamanga kangaka
@nkanyisomgobhozi8843
@nkanyisomgobhozi8843 Жыл бұрын
Kodwa mawbuka lana uKhuzani uyena okwazile ukulamula lento...uMthandeni uyabukela kuliwa akalamuli uhleli emotwen usaba uThibela
@mpangazithathobani21
@mpangazithathobani21 Жыл бұрын
😂😂😂😂 Ushawe kancane uyaphapha.
@ndumisodumisane1983
@ndumisodumisane1983 Жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣
@siyabongahope1976
@siyabongahope1976 Жыл бұрын
Mina ngithi mfo bavulele ucala mfwethu nayi ivideo ufakaz wakho ngeke ushaywe nje
@RealTV11
@RealTV11 Жыл бұрын
😭😭😭😭
IGCOKAMA ELISHA LIHLASELA U NGELO V BELWA (FULL VIDEO)
11:58
PERFECT TV SA
Рет қаралды 109 М.
А ВЫ ЛЮБИТЕ ШКОЛУ?? #shorts
00:20
Паша Осадчий
Рет қаралды 2,2 МЛН
小丑和白天使的比试。#天使 #小丑 #超人不会飞
00:51
超人不会飞
Рет қаралды 39 МЛН
GTA 5 vs GTA San Andreas Doctors🥼🚑
00:57
Xzit Thamer
Рет қаралды 28 МЛН
Whoa
01:00
Justin Flom
Рет қаралды 58 МЛН
FAMILY BOYZ - Kulendawo _Contact +27 84 987 1080
11:05
Ezakithi Tv
Рет қаралды 1
IGCOKAMA ELISHA,KHUZANI,JAIVA ZIMNIKE,INKOSI YAMAGCOKAMA ETC...
17:43
Ushuni ka maskandi ep14
26:21
MZANSI TREND TV
Рет қаралды 14 М.
Ayanda Msweli Foundation | Umkhuba Usendlini
34:11
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 112 М.
А ВЫ ЛЮБИТЕ ШКОЛУ?? #shorts
00:20
Паша Осадчий
Рет қаралды 2,2 МЛН