Yazi bengithi kwenziwa into okuyiyona kodwa anje sengiyabona kuyadlalwa lana , niyabona lomama ukhuluma into amafunde phansi .
@mandla4929 күн бұрын
Inzondo iba ningi komakhelwane uma wakhe kahle izinto zikubambela kahle. It's even worse uma bezothi bayakugadla ngobuthakathi bathole ukuthi uqinile banethwe zinduku zabo, kujike kube yibona abakubiza ngomthakathi. Ngisazi kahle lesisimo ngingufakazi😢
@KhethiweNincy28 күн бұрын
Waze walikhuluma iqiniso mfethu
@Christinah-tj9ts28 күн бұрын
Uqinisile mft2 yazi nangakithi kunje 😢
@Stolojijim24 күн бұрын
Uqinisile 😢😢😢
@Shongweni-xk7lz8 күн бұрын
Uke wagadla yini nawe bafo zase zibuya ngawe
@mandla498 күн бұрын
@Shongweni-xk7lz bake bagadla mina ngabakhobisa imihlola, bagcina ngci ukungithakatha
@SethembileNkosi-nj4gj27 күн бұрын
Uyagula lo mama uzosukela abantu nje! Ubulawa umona
@minkychrista102128 күн бұрын
Zoso the king of sketch's..
@jacksonmbonjwa499929 күн бұрын
Solution kulento umkhuleko ungasephula zonke izinto ,mama trust God
@NqobileMasuku-q8e28 күн бұрын
Ngendlela engikunga ngayo king Zoso
@GlenroseNjongo29 күн бұрын
Eyi wemama Mkhize khululeka Nino Baba uMkhize mina ngimncane kunani ngenxa yesiphiwo sesintu ngibizwa Mthakathi ngzalwa nakho bazikahle kodwa ngiyanukwa sekukhona nabangikhulumisi Mam Mkhize pray to Gold he will resolve your problems
@Thokozani-l5c29 күн бұрын
Uma unesiphiwo esikanjalo awujwayele ukuthandwa abantu okunye abantu abadala abazwani nezinto ezingcolile bona labo abathi uyathakatha bayadediswa kuwe ngoba yibo abangcolile bavezwa obala
@LungileThandeka-lj2fm29 күн бұрын
Keep it up bhuty ulibambe kahle uhlelo ngithanda inhlonipho yakh presenter🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
@Wessy-bg2wb28 күн бұрын
True yazi
@HLENGIWEKELLINA15 күн бұрын
Big up mkhaya mama Mkhize frm Newcastle banomona laba bafuna nobaba 🤣🤣🤣
@wendymckay676229 күн бұрын
Pls remove the logo ye R50 bet it disturbing the view
Ikhona impi enjena mina ngizibonela umdlalo nje hayi kabi angiykholwa nje
@bongiwesithole937629 күн бұрын
Happy New Year Zoso and your team 😂😂mayidlali tv kade dagcina ujuhleka chunge....chuge...sskutyefile wenze kahle mkhize nomazondi nibethe abantu abazoku jwayela kwakho
Mama ngabe umane wathula aze aqede ungazibangeli umsindo endlini yakho
@Nokubonga-e4h25 күн бұрын
Ngeke mama isthwalo sakho asihambanga kahle
@MaureenQwesha29 күн бұрын
Mama you must trust God and pray. Not everything that is going wrong in your house is because of Mkhize. Maybe u Mkhize is not that bad zamani nibe ngo mheza abevanayo nohlukane nomona nochuku nibulisane the rest will follow mama niyeke eligama lothakathwa izophela imali ngamaxhwele there's no proof for witchcraft hlukana no Mkhize.
@orahthwala187528 күн бұрын
Manje sgora ungenaphi ekulinganisweni ngenduku yegalofu?
@MandyNgcobo-m4o22 күн бұрын
Ngaze ngasthanda isixazululo😂😂😂😂
@BongiweNdlazi-m6s21 күн бұрын
Yn ingaphelele le video?
@ThulisiweNdlovu-ic4fp21 күн бұрын
Izinsolo zidala enkulu izondo kanti uqaphele mama igama lomuntu. Kungcono cc ubuyele kunkulunkulu wuye uzokhupha kulengxaki