Inhlambuluko Yabaphilayo Nabangasekho.[0780046059]

  Рет қаралды 6,452

uMkhanyakude-Abangoma

uMkhanyakude-Abangoma

2 жыл бұрын

Umkhanyakude - Abangoma
For Esquires Contact
Makhosi Mdlalose :0815953459
Makhosi Zondi:0815953459

Пікірлер: 19
@nomusazuma7817
@nomusazuma7817 6 ай бұрын
Heyi washaya we Gogo heyi kunzima 🙌🙌💔
@NonhlanhlaNgidi-bo3wi
@NonhlanhlaNgidi-bo3wi 3 ай бұрын
Mmm ngaze ngyathanda inkulumo e straight forward neyakhayo ibipholisa inika nethemba, syabonga mMakhosi🙏♥️
@sisandasigadla4608
@sisandasigadla4608 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu gogo imfundiso zenu ziya sakha isizwe sifunde lukhulu camagu🙋
@thokozanimsimango8096
@thokozanimsimango8096 Жыл бұрын
Thokoza Gogo Mina nginenkinga yokuthi umzala wami, akafuni senze inhlambuluko. Kwavela ukuthi nginesithunywa, kodwa kumele senze inhlambuluko, ngimbulwe before ngiye emanzini. Manje angisazi ukuthi ngenzenjani
@makhumalokhumalo9407
@makhumalokhumalo9407 Жыл бұрын
siyabonga
@moshaskhathiwabantu2422
@moshaskhathiwabantu2422 2 жыл бұрын
Makhosi Mdlalose Siyabonga kakhulu 🙌🙌🙌 Bengicela ungiphe namba kaMakhosi uXaba
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 жыл бұрын
Thokoza...Makhosi Xaba 0781039666
@moshaskhathiwabantu2422
@moshaskhathiwabantu2422 2 жыл бұрын
@@umkhanyakude-abangoma384 Ngiyabonga kakhulu
@nqobilemalingagcaba8718
@nqobilemalingagcaba8718 2 жыл бұрын
Sawubona gogo. Ngikuphuphile.
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 жыл бұрын
Thokoza sisi, ungachaza kabanzi ngephupho ku whatsapp number uzoythola ku video
@tholakelendlovu2989
@tholakelendlovu2989 2 жыл бұрын
👏👏👏makhosi...nhlambuluko yomndeni uyaya yin kuyo uma ungaxoli kahle
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 жыл бұрын
Uma ungayanga ngenxa yokuth awukaxoli izinkinga zizosala nawe until nawe uze udlulise emsamu ukuze idlozi nalo lizokwamukela lidlulise.
@lugzitho
@lugzitho 11 ай бұрын
eMakhosini...Is it not better ukuthi umuntu ongakazimiseli ngenhlambuluko yangemphele or ukuthi adlulise for real, should not come? Otherwise, kuzoshuba...
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 11 ай бұрын
Yebo kunjalo ngoba uma uzothi uyaxola ube ungaxoli ungadlula nanokudlula....thokoza
@khulekanimkhize5077
@khulekanimkhize5077 Жыл бұрын
Mmm indaba yenhlambuluko iyinkinga kakhulu ikakhulu eyomkhulu ngoba idinga umuntu ayithole yonke inqikity yayo . umbuzo uty niyakwazi yini kuty nithole kuty ngabe kwakubangwani
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Жыл бұрын
Thokozayebo kuyenzeka
@NathiTsaulwayo-rl7ic
@NathiTsaulwayo-rl7ic Жыл бұрын
syabonga thina sigane indoda yinye lo mama wokuqala uyalwa kakhulu asho ukukugenca ngembazo nangocelemba akubhuqe asho yonkinto aythandayo mina ngithule sengatho angiboni usizi engibhekene nalo washona ke ethe ngingasondeli ngisho esdumbini sakhe ngingonanga lutho futhinngikazengisho lutho kuye manje njengoba rngasekho mina ngoneni kuyengizohlambĺuka ukitho wayefunukungibulala .ubani onephutha pjakathi kwethu?
@user-sf1un3hc3o
@user-sf1un3hc3o 10 ай бұрын
Zm ngcobo
@user-sf1un3hc3o
@user-sf1un3hc3o 10 ай бұрын
Thokoza gogo Siyabonga kakhulu
Ubungozi Besilwane Kumuntu Kanye Nezilwane Ekhaya.[0780046059]
11:18
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 2,5 М.
Usontaphi Umuntu one Sthunywa.[0780046059]
15:06
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 1,5 М.
ТЫ С ДРУГОМ В ДЕТСТВЕ😂#shorts
01:00
BATEK_OFFICIAL
Рет қаралды 5 МЛН
Опасность фирменной зарядки Apple
00:57
SuperCrastan
Рет қаралды 12 МЛН
UNO!
00:18
БРУНО
Рет қаралды 3,4 МЛН
Qaphela Umuntu Okushisela Impepho.[0780046059]
13:10
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 5 М.
Amacala Enza Umuthi Wenhlanhla Ungakusebenzeli .[0780046059]
15:25
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 12 М.
Izinto Zakamoya Ezifuna Wena Uqobo.[0780046059]
14:19
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 4,3 М.
Ukukhanyisela Abangasekho Izibani.[0780046059]
12:33
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 8 М.
How to do a simple  cleansing by Mkhulu odla ngonyezi 🌊
4:19
Ngonyama yabaLozi
Рет қаралды 15 М.
IZIMPAWU ZOKUBA NENDLOZI (ABANTU ABADALA)
11:36
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 47 М.
Ukubaluleka Kokugezwa Noma Ukuhlanjululwa/Cleansing.[0780046059]
12:01
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 4,6 М.
Ingxabano Kwabathandanayo Nase Mndenini.[0780046059]
16:05
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 2,1 М.
ТЫ С ДРУГОМ В ДЕТСТВЕ😂#shorts
01:00
BATEK_OFFICIAL
Рет қаралды 5 МЛН