Inkosi yamaNazaretha uPhakama Shembe ithi phambili ngenhlangano inkululeko yesizwe

  Рет қаралды 2,415

Mbongiseni Mncube

Mbongiseni Mncube

Күн бұрын

Пікірлер: 3
@buhlempofana9977
@buhlempofana9977 6 жыл бұрын
Ngike ngidabuke nje uma ngibuka lezinto ezifakwa la ebusweni bomhlaba eziyiziphosiso zangabomu. Ngikhuluma ngamapost kababa uPhakama Shembe nokukhonzwa kwakhe ekhulekelwa ebizwa ngeNkosi yamaKhosi bembiza ngoShembe Ubaba uPhakama Shembe noma bengamkhonza akanaZulu ayobafaka kulo labantu baShembe abadukisayo, ngoba akanaZulu iZulu elikaShembe iNkosi yasEKuphakameni. Kungenwa kulo ngokuthanda kwakhe uShembe. Uthi izinto ezenzeka EKuphakameni ziyisilinganiso sazo zonke izinto ezenzeka ngokupheleleyo eZulwini. Uthi uShembe abaphuma lapha EKuphakameni naseZulwini basuke bekhishiwe. Sifanelwe ukuzihlupha sifune uShembe ngeqiniso sizame ukuzisondeza kuNkulunkulu wasEKuphakameni owasilethela iZulu emhlabeni ngoba ikhona iNkosi EKuphakameni. UShembe uyedwa. Angazi noma uyabatshela yini ubaba uPhakama abakhonzi bakhe ukuthi kuthe esegula sekumqinisile ukugula wafika la EKuPhakameni eNkosini ekhona EKuPhakameni iNkosi INcoyincoyi, esebambekile weza kuShembe. Uthe uma efika iNkosi yathi akanikwe isihlalo yathi angithi nawe uyiNkosi qhwakela. Akazange avume kwamsinda kakhulu lokho wenqaba ngoba wayeseseqinisweni esephambi kukaShembe. Yonke lemigilingwane ayenzayo ecekela phansi isithunzi sebandla laManazaretha negama leNkosi yaphela nya. Kwaba uyena noShembe eseguqile ekhothamele isihlalo sobuKhosi beqiniso ubuKhosi baseZulwini. Wacela iNkosi imsindise washo yena ngomlomo wakhe ukuthi yena akasiyo iNkosi ngeke ahlale kanye neNkosi esihlalweni yena uwuChef uyapheka yena konke akwenzayo usuke ezizamela imali akahlangene yena nendaba yokukholwa. Wabala wabala. UShembe wamsindisa waphila ngegama leNkosi iNcoyincoyi. Namhlanje ngiyadumala ukuthi uphindele kuyona lento yokuganga ngomsebenzi kaShembe akayekile namanje ukukhohlisa abantu. Abantu baShembe laba adlala ngabo ngiyafisa ngelinye ilanga labantu bambone uShembe bayeke lento abayenziswa ubaba uPhakama inyama isahlangene nomphefumulo. Angeke sande kakhulu kdwa sithi izophela yonke lento uShembe munye iNkosi yasEKuphakameni INyoni Emhlophe ukuzigcwala kwaPhumuz'amaphiko. Sithuli siyabuka
@phakamashembe6281
@phakamashembe6281 6 жыл бұрын
Uyahlanya Wena Mpofana Ngomhlaka 25 Ngizoba Ninaba SekuPhakamen E FNB Kwi Nactonal Day Of Prayer. Uze Nawe Uyeke Umona U Vukile Ingane Yakwethu Ngiyamuhlonipha Kepha Eyokuthi Uyinkosi Indaba Yakho Ngoba Ukhonzwa Nguwe Ugibeza Lengane Engu Vukile Manje Phezukwekhanda Lami Ngoba Ngiyihloni Pha Hamba Okhonza U Vukile Wena Uyeke Umona Muhle Ube Muhleke .Sphukuphuku.
@mzwandilefakude8758
@mzwandilefakude8758 Жыл бұрын
Uyabona mfowethu mina ngiseBuhleni but awusoze wangibona ngisola abantu asezulwini umuntu akanake ahlale lapho abizwe khona ohlangothini lwakhe siphume kwezikaBhombela izingane sikhonze njekuyosisiza lokho angilwi nawe mnewethu ngyakubonisa nje🙏🙏
Isikhumbuzo sikaBhombela (I.M Shembe) by L.N Shembe
54:14
Mbongiseni Mncube
Рет қаралды 20 М.
uShembe uNkulunkulu (Inkosi Indonsa Yokusa)
1:33:55
Mbongiseni Mncube
Рет қаралды 2,4 М.
Ouch.. 🤕⚽️
00:25
Celine Dept
Рет қаралды 29 МЛН
Это было очень близко...
00:10
Аришнев
Рет қаралды 6 МЛН
Smart Sigma Kid #funny #sigma
00:14
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 88 МЛН
INKOSI ILANGA (J.G SHEMBE)
10:45
Mbongiseni Mncube
Рет қаралды 1,4 М.
Inkosi INdonsa Yokusa Yenza Umsebenzi Wabagcotshwa
6:55
Mbongiseni Mncube
Рет қаралды 1,2 М.
inkosi yasephakameni #incoyincoyi #emkhayideni
6:38
Ekuphakameni Babtist Church page
Рет қаралды 1,2 М.
Ubusisiwe Umuntu Ovuma Izono by Inkosi Indonsa Yokusa.
36:48
Mbongiseni Mncube
Рет қаралды 410
INDONSA YOKUSA (P SHEMBE) IBHABHADISA - 12 DECEMBER 2021
9:56
Mbongiseni Mncube
Рет қаралды 24 М.
Hlanganani MaNazaretha Nibe Munye (INKOSI INDONSA YOKUSA SHEMBE)
33:19
Ouch.. 🤕⚽️
00:25
Celine Dept
Рет қаралды 29 МЛН