Interview kaMelusi noLucky Nkosi Okhozini FM

  Рет қаралды 10,459

Rev Mpanza NCG

Rev Mpanza NCG

Күн бұрын

Пікірлер: 48
@siyamckeys5978
@siyamckeys5978 3 жыл бұрын
Mmmh. Baba Mpanza uJehova akugcine njalo. Ngashiya ebandleni lamanazaretha ngo 2011 ngoba ngingahambisani no kubiza umholi ngonkulunkulu.
@bhekisbayya420
@bhekisbayya420 Жыл бұрын
UMpanza waba nomona ngokusabala
@freddieswazih6957
@freddieswazih6957 3 ай бұрын
​@bhekisbayya420 inkinga nihlezi nibheka okwasemhlabeni, uboke uznike ithuba ulalele izintshumayelo zakhe ubaba uMelusi, mawunomoya waseZulwini uyokwazi ukuthi uthunywe ezulwini
@MfundoBongumusa
@MfundoBongumusa Ай бұрын
Bawushiya sewuvele bahlehlela emuva uyifa lamaqhawe kobuya okhokho bakho bekukhombe la owashiya khona
@MfundoBongumusa
@MfundoBongumusa Ай бұрын
Ngoba naye umpanza washiya wayoqamba ibandla lakhe ngoba esebone unkulinkulwana wakhe umfazi womuntu yena kodwa uyoncwatshwa la owaqhoyiswa khona wezulu
@SandileNgwane-k9b
@SandileNgwane-k9b 5 ай бұрын
Amen Baba from Osizweni Mr S Ngwane I have deposited R200. - R120 to Register Newcastle branch R40/R40 1. Ukunikelela Umana wami Ukuba ASINDE esifweni esimphethe 2.R40 omunye ngizicelela intethelelo nokuvikeleka ezitheni,nesimangaliso esivela NGQO kuJehova
@noreennkabinde9007
@noreennkabinde9007 2 жыл бұрын
I am blessed to be part of the NCG.
@ThembelaXulu
@ThembelaXulu 8 ай бұрын
Siyabonga ngamazwi amunandi sohlala sizilalela izintshumayelo zakho mfundisi sophila ngazo amen.
@veronicamwelase1244
@veronicamwelase1244 Жыл бұрын
Baba mpanza ukhuluma iqinso unkulunkulu abeke ukuphila olimini lwakho sidukile thina zulu.
@MfundoBongumusa
@MfundoBongumusa Ай бұрын
Ukhuluma iqiniso kanjani imuphike unkulunkulu wenazulu uye kuye phela
@MfundoBongumusa
@MfundoBongumusa Ай бұрын
Nina niyaxaka nabangani benu nibhizi ngamanga la nenza engathi niyakholwa ayikho lento eniyenzayo khulumani ngonkulunkulu kugwale anasonto enu nidle imali yomnikelo niyeke amanga seniphelelwe enizokusho mina nje ngedwa angeke ngikhohliswe ilombhemu nimtshele ukuthi ukulala nonkosikazi womuntu unkulunkulu ukuthatha njengesinengiso esikhulu kuye uyakunyanya ubunuku 😊
@prudence2909
@prudence2909 2 жыл бұрын
Mina ngiyakholwa ukuthi uJesu weza emhlaben ezofela izono zethu
@MfundoBongumusa
@MfundoBongumusa Ай бұрын
Jah uqinisile kodwa akazelanga Nina mazulu wazela ezimvwini zakwa Israel kuphela ezedukileyo baba
@jayg618
@jayg618 11 ай бұрын
Engath umoya uyavuma kulelikhaya. 🤲
@mandlenkosilucky9005
@mandlenkosilucky9005 Жыл бұрын
Cha ebhayibhelini baba ayikho inkolo yobuKrestu
@MfundoBongumusa
@MfundoBongumusa Ай бұрын
Uqinisile wakwethu uKrestu igama unkulunkulu oyincwele obesebenza ngalo emhlabeni esahlala ezweni elisenhla
@NomsaMhlanga-z2b
@NomsaMhlanga-z2b Жыл бұрын
Bekumele uyobikela u Shembe uqobo kwakhe udaba lwakho,bewdukiswwa Nceku ye Nkosi,I, ngomkhuleko konke kuyalungisrka,pheduka Nceku yenkosi,uJehova uyabavikela abantu bakhe,
@mandlenkosilucky9005
@mandlenkosilucky9005 Жыл бұрын
Ubengeke abike kumdukisi uShembe
@alexhadebe4079
@alexhadebe4079 Жыл бұрын
Faretales but yonke le yindlu kasathane uMpaza uke washumayela ngo Nkulunkulu uJesu Krestu na why??
@freddieswazih6957
@freddieswazih6957 3 ай бұрын
Angkuzwa mkhulu uthini kahle kahle
@alexhadebe4079
@alexhadebe4079 Жыл бұрын
Alikho neze iqiniso la kodwa ubuqili namacinga akasathane Liphi ivangeli ikephi intando kaKrestu na futhi ingani ingelosi iyibandla lababulali na???
@freddieswazih6957
@freddieswazih6957 3 ай бұрын
Ithini intando ka Krestu mkhulu?
@TracyZondi
@TracyZondi Жыл бұрын
Awhlukane nonyazi mpanza sebenza umsebenzi wakho wasehogweni kuphela uhlukane noshembe singabonga mawuhlukama noshembe
@freddieswazih6957
@freddieswazih6957 3 ай бұрын
Umsebenzi wakhe ukuqondisa emabandleni ka Nkulunkulu, ufuna athule abukele umbhedo ibandla lifa umuntu ezbiza ngo Nkulunkulu??
@thobelenintombifuthi8560
@thobelenintombifuthi8560 11 ай бұрын
Baba umpanza ngathi ungenwa umsangano wena kanjalo nosathane ubhizi udlala ngawe isihogo nje lesi sago crc
@freddieswazih6957
@freddieswazih6957 3 ай бұрын
Awu udlala usathane uma enxusa abantu ukuthi babuyele ezimisweni zika Nkulunkulu? So wena uthi akayeke abantu benze noma yini ?
@MfundoBongumusa
@MfundoBongumusa Ай бұрын
Ngeke nje mina ngidlale umzala bakwethu yena uyinike manje ngoba nje ehambe ekhuluma uyasho yini ukuth uyisiphingi uma ekhuluma akasho ngani ukuth usemdelile ke umnkosikazi womuntu akasazi ukuth uzoshumayela ethini indlala ibhokile akehambe eyofuna umsebenzi ondle lonkosikazi ahambanaye owayenengilosi ayisabatsheli lutho yini kanti yona leyongilosi base bephelelwa abazokusho manje nalaba abamsekekelayo Abamkhuze ukuth akayeke ukukhuluma ngezinye izinto ezingamdingi ngoba efuna abazomlendela akashumayele kuze abantu bezomnikelela adla athule phansi ondle nomkamuntu uyabona mina angimcabangi umkamuntu ngoba lombhalo awukhothayo uyasho ukuth ungaboyifisa intombi eseyiganile omunye umuntu ungayibheki nakuyibheka kodwa yena wabaleka nonkosikazi wenye indoda lelocala lisamlindile ukuth eyolikhuluma ukuth wayenzeni lomuntu owambidlizela umuzi wayosonta nonkosikazi womuntu akakhulume iqiniso eyeke ukukhohlisa abantu mina nje vele ngeke ngisamuzwa ngoba unobuqili kuyophela ngomlilo ngoba wamkhohlisa kwalowomfazi akabuyise izinkomo zendoda eyeke ukuhambe ehlulwa ngezakhe ehambezigaxelisa la la ngoba ephethe umbhobho ezozwakala ema redweni kukhona umuntu oke ephike into ekhona eyibona ukuthi kwanaye imxakile ngendlela ekhula ngayo wayethu uwushembana nje abantu bayosuka bemlande abantu abasuzona iziphukuphuke ngeke beye emtwini omngsikaza ngesagila engezwa ngisho nokuthi kukhona omsikazile umuntu phaqa limlethe la ngizomtshela kahle mina akangazi lowomkhulu
@sphe_ndlovu_8579
@sphe_ndlovu_8579 2 жыл бұрын
Ngiblocka kanjan le channel from popping up on my feeds???
@revmpanzancg974
@revmpanzancg974 2 жыл бұрын
Why block it, why don't you watch and listen?
@sphe_ndlovu_8579
@sphe_ndlovu_8579 2 жыл бұрын
@@revmpanzancg974 I don't have time for listening to old and bitter men that are filled with nothing but jealousy hate and envy. Ngingaze ngithelelwe idemon lob pekula 😐 and also why do u dress like Shembe if I may ask? 😒why are you trying so hard to look like God you will never be him your just a follower just like the rest of us.
@talentmakhanya281
@talentmakhanya281 2 жыл бұрын
@@revmpanzancg974 very interesting
@nkosikhonsgumedr-de4mv
@nkosikhonsgumedr-de4mv Жыл бұрын
Amen
@ThabileVilakazi-i5n
@ThabileVilakazi-i5n Жыл бұрын
Uyagula lobaba uthatha umfazi womutu
@freddieswazih6957
@freddieswazih6957 3 ай бұрын
Ukhuluma into ongayazi, ubokwenza i research kuqala before uzobhala into ongayazi la
@NomsaMhlanga-z2b
@NomsaMhlanga-z2b Жыл бұрын
Okay you ran for your life in church,I was just wonder,now I am answered Nd that demon is still exist,even now there some that kicked,pray you will find the answer izilingo leezo uNkulunkulu akukhumbule
@motivationlifestyle2612
@motivationlifestyle2612 2 жыл бұрын
litholakala kephi isonto lakho baba?
@revmpanzancg974
@revmpanzancg974 2 жыл бұрын
159 Waybank Road. Pinetown, Waybank South Africa. Please contact the leader on 0712198223 or Mr Delwa at 0729463678
@motivationlifestyle2612
@motivationlifestyle2612 2 жыл бұрын
ngigcela ukubuza mina baba kungani pho abantu mabethandazelwa ngengama lika jesu bephila?
@revmpanzancg974
@revmpanzancg974 2 жыл бұрын
NoSathane uyakwazi ukuphilisa abantu. Lo ophendula la akuye uMelusi or umholi. Kodwa account admin. Ukuthi umuntu uyaphila ngegama elithile akusho ukuthi lelogama lamukelekile ezulwini. Baningi kabi abafundisi abakwazi ukwenza izimangaliso bephilise abantu kodwa benganawo uMoya Ongcwele but besebenza ngomunye umoya nje esingawazi.
@motivationlifestyle2612
@motivationlifestyle2612 2 жыл бұрын
@@revmpanzancg974 ngingamubona kanjn umholi
@motivationlifestyle2612
@motivationlifestyle2612 2 жыл бұрын
@@revmpanzancg974 ayii wena uyaphendula nje ubeka owakho umbono nakhona osangene uza ngepolitiki kule ndaba. awuka qondi ngokwanele okucono ungabo phendula mawungazi wothula.
@revmpanzancg974
@revmpanzancg974 2 жыл бұрын
Mthinte ku 0712198223
@revmpanzancg974
@revmpanzancg974 2 жыл бұрын
Ok.
@thembekilezoe8833
@thembekilezoe8833 2 жыл бұрын
I trust you babu Mpanza.....muntu makenze loku ingelosi imtshena kona.....
@MfundoBongumusa
@MfundoBongumusa Ай бұрын
Angeke nize nimbone vele akabonakali washo owayefike ekuqaleni ukuthi uyobe abantu bengamazi ngisho negama liyobe lilisha salani kanjaloke Nina enikhonza inkosi eniyaziyo kodwa mina ngithi akekho oyombona nomaziyo ngiyaphela lapho
MK President Mr Jabulani Khumalo interview
49:53
Izwi loMzansi
Рет қаралды 54 М.
“Don’t stop the chances.”
00:44
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 62 МЛН
VIP ACCESS
00:47
Natan por Aí
Рет қаралды 30 МЛН
REAL or FAKE? #beatbox #tiktok
01:03
BeatboxJCOP
Рет қаралды 18 МЛН
BY REV MPANZA. INGOZI YOKUTHEMBELA EMITHINI
22:01
Rev Mpanza NCG
Рет қаралды 3,4 М.
UKUHLABELA AMADLOZI
22:48
Rev Mpanza NCG
Рет қаралды 787
Inkosi yaBelungu uMehlo eMamba
30:55
yebotv
Рет қаралды 55 М.
UShembe usifakelani isigqoko?
10:09
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 41 М.
Президент Байден попрощался с Америкой
1:31
Euronews по-русски
Рет қаралды 15 М.
Waphela Umshado kaNgizwe ngenxa yokuba "Undlovu kayiphikiswa"
2:50
INKINGA YOKUNGAQONDI NGESIMO SEMIMOYA
17:32
Rev Mpanza NCG
Рет қаралды 1,6 М.
“Don’t stop the chances.”
00:44
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 62 МЛН