KWENZAKALANI!!?? FULL EPISODE 29 | OTHENGELWE IMOTO INTOMBI UBUYELANE NOMAWENGANE YAKHE | 20/09/24

  Рет қаралды 158,905

INYONI TV

INYONI TV

Күн бұрын

Пікірлер: 1 700
@BridgetMchunu
@BridgetMchunu 3 ай бұрын
Alleluya Wow! wayishaya mfoka Malandela kwachazeka iSouth Afrika yonke Siyabonga qhawe lethu,akabuye no Gwajo nibe amalanda alandelanelani no? We love u guys umona wabantu ngeke uluqede uthando lwethu ngani bazokhathala ukhuluphele ukhona uNkulunkulu,shine on guys❤❤❤❤
@ThamieMngomezulu
@ThamieMngomezulu 3 ай бұрын
Nami nginithanda kakhulu bafwethu no Gwajo bafwethu hayi ngalomsangano ka Bhaka onomona ngani futhi ngiyazi sibaningi esinilandelayo abathi isketch okwabo lokho phambili ngani❤❤
@ZweliMtshali-pz5lb
@ZweliMtshali-pz5lb 3 ай бұрын
Uyadakwa wena ubathanda wedwa odoti laba izinto zokubulawa nje nxe
@Samugumede_
@Samugumede_ 3 ай бұрын
​@@ZweliMtshali-pz5lbufunan pho la mawngabafun?
@dollymahlangu6148
@dollymahlangu6148 3 ай бұрын
Hay nami angayingeni indabap ye skesh mina ngiba Thanda ukuya nokubuya🤞🤞🤞
@SlondileBhane-uv6xo
@SlondileBhane-uv6xo 3 ай бұрын
Siyabathanda vele futhi sizoqhubeka siba saphothe impi yabo ngeyabo bodwa asihlangene thina laba abanomona baqhubeke bona nokugxeka imisebenzi yabantu nama cooking oil wabo
@thammysithole8423
@thammysithole8423 3 ай бұрын
@@ThamieMngomezulu ngiyasola nithingiwe niyiphathi yes sketch nani benza into abadume ngazo izikhohlali lezi zidayisa ngabantu kulemkhufefe yezinyanga mbumbulu abantu balahlekelwa zimali and yet you rejoice
@annahmotsa7182
@annahmotsa7182 3 ай бұрын
Yaze yamnandi bhuti indlela osebenze ngayo.. Uphi Gwajo...❤❤❤..siyabonga.. bafa bantu ukuluthwa abotsotsi...
@LulekaSakwe
@LulekaSakwe 3 ай бұрын
Gwajo is there you can’t you see him?
@nozweloncube8788
@nozweloncube8788 3 ай бұрын
Baya Ectr laba
@Thandiwe-w3s
@Thandiwe-w3s 3 ай бұрын
Uyamethemba na malandela lo mfo
@NonhlanhlaMoungose
@NonhlanhlaMoungose 3 ай бұрын
Waluphatha kahle uhlelo Malandela walibamba iqili♥️
@nompumelelomdlalose9556
@nompumelelomdlalose9556 3 ай бұрын
Bodadewethu musani ukuncenga uthando kanje... Nizophela izimbungulu... Asbonge malandela🙌
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 3 ай бұрын
I LOVE YOU COMMENT ❤
@quellanjabulo6179
@quellanjabulo6179 3 ай бұрын
Ubenebhad usisi wathi uyasiza kanti usiza iphara umuntu ongazimisele ngephambili empilweni
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 3 ай бұрын
@@quellanjabulo6179 yes is true
@thansmash3442
@thansmash3442 3 ай бұрын
Phinda futhi.....Asifundi shame😢
@thansmash3442
@thansmash3442 3 ай бұрын
Tsotsi😢
@ntombifuthishezi5077
@ntombifuthishezi5077 3 ай бұрын
Nawe ugcine ngci Sli ukuncenga uthando money can't buy ❤uyosindela yona iTV bazokuqaqa mawuvalekile 💔💔💔 azikhale 💃💃💃
@CeciliaNkabinde
@CeciliaNkabinde 3 ай бұрын
Yeyi lezingabe kaz ziythathaphi lento yokuthengela abafana izinto azitgenhwa kezinto zizicavangela zona buja nje uthi abantwana kmele vahle oku ryt kanjan uwulopholo hai sies qola ndini
@LuciaZoko
@LuciaZoko 3 ай бұрын
Cha bafethu ubesiza umuntu kanti yinja
@zolekamotlhaoleng9423
@zolekamotlhaoleng9423 3 ай бұрын
Ugcine ngci pls Slii,,aluthengwa uthando dadewethu,,❤
@ThandiMthembu-p4s
@ThandiMthembu-p4s 3 ай бұрын
Hmmmm, ​@@LuciaZoko
@ThobekileSithole-x9y
@ThobekileSithole-x9y 3 ай бұрын
Syabonga malandela muhle umsebenzi wenu
@SamkelisiweNdlovu-j3v
@SamkelisiweNdlovu-j3v 3 ай бұрын
Yaze yayimbi indoda ngathi islwane sok'thwala😂😂😂😅
@zolekamotlhaoleng9423
@zolekamotlhaoleng9423 3 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂 Maybe kunalaa inhlee khona😂😂😂😂
@NosiphoMzolo-kn2ip
@NosiphoMzolo-kn2ip 3 ай бұрын
😅😅😅
@MbaliButhelezi-r5w
@MbaliButhelezi-r5w 3 ай бұрын
​@@zolekamotlhaoleng9423true
@KeneuwePaneng
@KeneuwePaneng 3 ай бұрын
😂😂😂😂 islwani sa 2+2
@lindiweetareri
@lindiweetareri 3 ай бұрын
😂😂😂😂
@sindiswayose4273
@sindiswayose4273 3 ай бұрын
Ningaphel'amandla bafwethu kuzolunga thina sinani❤
@nkeletsengmohapi1025
@nkeletsengmohapi1025 3 ай бұрын
Inyoni TV its my favorite show no matter what U Gwajo akabuye thina will follow you guys and akekho umuntu ongenaso isono la emhlabeni sonke siyona U Gwajo akabuye azo sebenzela umndeni wakhe sketch or no sketch akabambi nkunzi uya phanta thats all ❤🎉🎉🎉
@Mosotho.2
@Mosotho.2 3 ай бұрын
Keya leboha 🤎✌🏽🙌🏽
@NingiMadlala
@NingiMadlala 3 ай бұрын
Ngaze nganithanda zingane zami phambili ngohlelo lwenu 🙏🏽🙏🏽🙏🏽💯💯💯💃
@Mosotho.2
@Mosotho.2 3 ай бұрын
Nyoni TV ✌🏽✌🏽🖤💛♥️💚🤍
@SoshanganeKgomotso
@SoshanganeKgomotso 3 ай бұрын
♥️♥️♥️​ Nyoni TV 🙌🙌🙌🙌🙌
@xolienxasane9644
@xolienxasane9644 3 ай бұрын
Big up bantabam muhle kakhulu umsebenzi wenu we love the Show😍😍
@HleMteshane
@HleMteshane 3 ай бұрын
Waze wamuhle umsebenzini wakho Malandela, enjoying the show
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 3 ай бұрын
I agree with you ❤
@nombusomdatya1607
@nombusomdatya1607 3 ай бұрын
Uma unenkinga uthini xa ufuna bakusize
@maureenliphoko4288
@maureenliphoko4288 3 ай бұрын
Malandela is so calm, akayona indlavini njengontaba kayikhonjwa.
@KhetheloVokwana
@KhetheloVokwana 3 ай бұрын
Untabakayikhonjwa efana no king Bhaka
@nontobekogumede5705
@nontobekogumede5705 3 ай бұрын
Malandela ❤❤❤uyifuna laa imoto uzoyilanda fresh😂😂😂dankie Malandela mft walibamba iqili...
@SimisoMakhoba
@SimisoMakhoba 3 ай бұрын
and inemibuzo eynkinga lengqwele😂
@nontobekogumede5705
@nontobekogumede5705 3 ай бұрын
@@SimisoMakhoba Ayii iyashubisa ingqwele ivuthiwe 🤣🤣🤣
@anelisaphahla4439
@anelisaphahla4439 3 ай бұрын
I like him that he doesn't like ungrateful people
@MbwanaIbrahim
@MbwanaIbrahim 3 ай бұрын
Ihlasele ebsuku inkunzana namhlanje. ❤❤❤Malandela kodwa ngimkhumbule no Gwajo❤❤❤❤
@PhumulaniMgobhozi
@PhumulaniMgobhozi 3 ай бұрын
Bekmele nihambe naye iyolandwa imoto uzophinde ubaleke lonkonka hlampe futhi umawengane uyengayo emsebenzini🤣🤣
@XabisoNondy
@XabisoNondy 3 ай бұрын
Nam ndicinga njalo
@LungileNzimande-xq3ki
@LungileNzimande-xq3ki 3 ай бұрын
Vele uhlulwe uhlelo nje u Malandela
@LindiweNrombela
@LindiweNrombela 3 ай бұрын
Bekumele ilandwe Impela ayi ukum adviser ngothando coz uyenzile choice yakhe already
@CristinaGuilherme-po6fs
@CristinaGuilherme-po6fs 3 ай бұрын
Gosto muito de inyoni tv, principalmente do Gwajo e você Malandela, vos amo muito ❤, muito obrigada pelo show e continuem ajudando o povo sul africano
@ali_g1047
@ali_g1047 3 ай бұрын
Nezinunu sezidlala ngathi😢😢😢😢😢
@NomsaPrecious-l3m
@NomsaPrecious-l3m 3 ай бұрын
😂😂😂😂imfene nakhona
@XolisiweMapela
@XolisiweMapela 3 ай бұрын
😂😂😂😂 uthando aluboni
@NontsikeleloMbuyisa-dg9fg
@NontsikeleloMbuyisa-dg9fg 3 ай бұрын
Kona kundzima😅
@PreciousMabele-kz8pn
@PreciousMabele-kz8pn 3 ай бұрын
😂😂😂
@glenngwenya1084
@glenngwenya1084 3 ай бұрын
Uvele ubone nje ukuthi inhlanhla asinayo azideleli izinunu these days ziba nezintombi nomama bezingane ngesikhathi esisodwa ye nkosi😒😒😒
@lornadlekedla1358
@lornadlekedla1358 Ай бұрын
Good job inyoni tv
@kwaziemaphosa2972
@kwaziemaphosa2972 3 ай бұрын
Sicela uGwajo plz no one is perfect sonke siyawenza amaphutha Gwajo plz come bek we miss u
@MbwanaIbrahim
@MbwanaIbrahim 3 ай бұрын
Wenzen manje u Gwajo?
@NondumisoMtetwa
@NondumisoMtetwa 3 ай бұрын
Kwathiwa benza iskeshi beno 2+2 oyinyanga yaseJozini
@aneziemazibulamadubela8593
@aneziemazibulamadubela8593 3 ай бұрын
kant iyiqiniso yin lendaba ye -sketch😢😢😢 sa Gwajo aybo syamfuna bakwethu
@NontobekoMkhize-hx6fw
@NontobekoMkhize-hx6fw 3 ай бұрын
Kungabe ubhaka usegadle ku gwajo njengoba singamuboni anyway up lapho Malandela❤
@noziphomadzeke6837
@noziphomadzeke6837 3 ай бұрын
Ningamyeki niyithathe imoto ngoba sekezityele ukuthi heyakhe lemoto mhlawumbe noma wengane wazi ukuthi heyakhe
@njabulodlamini2385
@njabulodlamini2385 3 ай бұрын
Vele umawengane wazi Ukuthi eyakhe
@VelaSibisi
@VelaSibisi 3 ай бұрын
Waze wawaswela amandla uMALANDELA mnj umthetho awuvumi😢kdw uwubambile uMsebenzi okuhle bhuti wam keep it up🎉🎉🎉
@siphomogale779
@siphomogale779 3 ай бұрын
Great work and you treated the guy with respect especially because Thobani is mdlwembe
@ntombifuthishezi5077
@ntombifuthishezi5077 3 ай бұрын
Ima woo bhuti iyadlaliTV buyisela imoto angithi awusamfuni buyiselaThobza ziyakhalake 💃💃💃💔💔💔
@Mihla-o3m
@Mihla-o3m 3 ай бұрын
Siyabonga umsebenzi omuhle presenter kodwa lenja ewu bhaka inomona,buya Gwajo sinithanda nonke
@thandekamanyoni4263
@thandekamanyoni4263 3 ай бұрын
Umuhle Malandela,nomsebenzi wenu wokuxazulula iznkinga zethu siwumzansi
@fikilemtshali8405
@fikilemtshali8405 3 ай бұрын
Mina ngicabanga ukuthi umawengane uhambe ngayo at work,pls guys asibene limit siyabondla manje imoto is too much😢thnx Malandela
@ali_g1047
@ali_g1047 3 ай бұрын
Straight lona uzthandela umakangcosi ulandele ibhodwe elconsayo
@sphephoKaLanga
@sphephoKaLanga 3 ай бұрын
Vele ikumawengane espanini uyabadidisa Lo na
@VickyBetinaSiyange
@VickyBetinaSiyange 3 ай бұрын
Imoto iphangele Madam yaxoka loswayin
@Dancing_with_greg
@Dancing_with_greg 3 ай бұрын
Labotsotsi abezi luhlaza bavele bamloye umuntu wesifazane akhiphe konke anakho bese babaleka futhi benza kukwazi ukuthi usebenzaphi unjani konke nje
@philisiwengcobo-cl5gn
@philisiwengcobo-cl5gn 3 ай бұрын
Impela kuliqiniso ihambe umawengane akunamzala osePMB la uthe ngo 8 izobe isi la ayi Thobani limenemene kodwa noSlie ngiyamsola uthando luni lolu lwakhe oluze lumvala ukucabanga limvale mbe amehlo😢
@SmangeleMalinga-m8t
@SmangeleMalinga-m8t 3 ай бұрын
Fwnelani umama wengane imonto ihambe naye akho monto ekumzala la namanga part2 plz😂😂😂
@Zinhle-c1
@Zinhle-c1 3 ай бұрын
Ngyanithanda manihamba ngokuhlukan , ninesdina manihamb nobabili ai but love you guys always ❤❤❤❤❤
@CeliweMcanyana
@CeliweMcanyana 3 ай бұрын
Pls pls P 2 siyawudinga sekutholakele imoto❤
@nomkhosithobeka6773
@nomkhosithobeka6773 3 ай бұрын
Part 2 pls Thobani awneliseki unikwa isandla uthatha ingalo yonke , uSli ukhombise ukukthanda wena uyamxhaphaza hhe!!! bafethu ngolokhu ngshilo amathanga ahlanzela abangenamabhodwe,Malandela awuwsabini umkhono wekati ukube lomdlwembe ubuwdonsa ngaphansi komqamelo ubuzokwenzenjani😅😅😅😅
@SimisoMakhoba
@SimisoMakhoba 3 ай бұрын
udlala ngomunywe umntwana Thobani😮
@SnenhlanhlaGumede-m7o
@SnenhlanhlaGumede-m7o 3 ай бұрын
Big Malandela sigcwele ngawe lwamnandi uhlelo❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️
@BongiweGladysNkosi
@BongiweGladysNkosi 3 ай бұрын
Malandela siyezwamtanami hayibo thathani moto Ilove❤you ❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
@nobuhlechiliza7944
@nobuhlechiliza7944 3 ай бұрын
Well done Malandela❤
@MakatlehoNeriaMolefe-z9b
@MakatlehoNeriaMolefe-z9b 3 ай бұрын
I really would like to see the part 2 of this episode Mr Malandela please it was much interesting
@NonhlanhlaMadlala-yp4eu
@NonhlanhlaMadlala-yp4eu 3 ай бұрын
Siyabonga Malandela walibamba iqili selibaleke nemonto kasli layodiza ngayo unamanga lo mhlambe nje ihambe nomawengane yakhe
@NompheloTukani
@NompheloTukani 3 ай бұрын
part 2 please Lando landoo😂😂😂
@SduduzileDingile
@SduduzileDingile 3 ай бұрын
Bayadlala ngothando abantu yeyi 🚮part 2 pls Malandela😘wamuhle umsebenzi wakho👌
@businzama6939
@businzama6939 3 ай бұрын
Sesikhona ma Landela ❤️❤️❤️❤️❤️thathani imoto ka Sli kuleliqili uyasijwayela nje kwaphela lo mudemude gaaaaaaaaa kazi leyo ntonbi yakho usuzoyihambisa ngani emsebenzini
@YoliswaCekeshe
@YoliswaCekeshe 3 ай бұрын
Gwajo nomalamde 💪♥️👍♥️🔥
@NompiloNTULI-du6cd
@NompiloNTULI-du6cd 3 ай бұрын
Ikumawengan lemoto 😂😂ngb nifuna manumbers wakhe nifonele yena🤞ikuyena
@ThembakaziMbalana
@ThembakaziMbalana 3 ай бұрын
Namanje
@thabomhlongo7672
@thabomhlongo7672 3 ай бұрын
Nje ikuye vele,umawengane ubengeke nje avume imoto ithathwe umzala mhlobo
@princessnyawo1247
@princessnyawo1247 3 ай бұрын
Umsebenzi wakho Malandela muhle msakazi ❤ayibuye imoto kaSli dark or blue part 2 pls ❤🎉🎉🎉
@NeevaT
@NeevaT 3 ай бұрын
Am I the only one missing uGwajo 😂
@malibongwengubhu3526
@malibongwengubhu3526 3 ай бұрын
Me too
@sindiswayose4273
@sindiswayose4273 3 ай бұрын
@@NeevaT sibaningi makabuye uGwajo akekho ungenaphutha kulomhlaba❤️❤️❤️
@BhekiFuze-v3j
@BhekiFuze-v3j 3 ай бұрын
uGwajo I-scam
@SamkelisiweNdlovu-j3v
@SamkelisiweNdlovu-j3v 3 ай бұрын
Akabuye bo❤❤❤
@xhosakoloni4716
@xhosakoloni4716 3 ай бұрын
Nonsense
@NomahNdlovu
@NomahNdlovu 3 ай бұрын
Namadoda asaqwayiza kunzima emzansi ngoba ubhuty uyabonakala akaza mthanda uSlie ubefuna akufunayo thank you Malandela
@xolanimpanza9930
@xolanimpanza9930 3 ай бұрын
Gulukudu,kuya actwa alu actwa siphakathi inside
@businzama6939
@businzama6939 3 ай бұрын
No guys 🤣🤣🤣🤣🤣
@SyabongaKhanyeza
@SyabongaKhanyeza 3 ай бұрын
nkunjalo😂😂data lethu leli
@sindiswayose4273
@sindiswayose4273 3 ай бұрын
@@xolanimpanza9930 futhi asnavalo✌️❤️💞
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 3 ай бұрын
😂😂I 😂😂I
@nomthantazosihlongonyane2678
@nomthantazosihlongonyane2678 3 ай бұрын
😂😂😂😂😂 kan I movie 😅😅😅
@Vulamathongo
@Vulamathongo 3 ай бұрын
We really do need part 2, ningenzi isketch😂😂
@minkychrista1021
@minkychrista1021 3 ай бұрын
Yebo part 2 nd 3 uzoza iziketshi zabo zibazide😹😹😹😹😹😹😹😂😂😂😂
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 3 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@NoziphoMbulwana-fj4bd
@NoziphoMbulwana-fj4bd 3 ай бұрын
Bhaka Wasilla amehlo😅
@NomfundoZungu-vs5fs
@NomfundoZungu-vs5fs 3 ай бұрын
Ngeke mina ngidliwe kabili yindodana nhlobo ayidle okukodwa ngeke 😮😮😮😮😮
@jaboo231
@jaboo231 3 ай бұрын
🙌 My President ngyathobeka, preach Sister preach!!!
@SibonginkosiMasuku-dy8oz
@SibonginkosiMasuku-dy8oz 3 ай бұрын
Wenza kwenzeke bhudi salute 🙏
@ChleKhumalo
@ChleKhumalo 3 ай бұрын
Malandela next time ubuye no Gwajo besenginithanda ninobabili syabonga ulphethe kahle uhlelo
@JenifaMoyo-u2s
@JenifaMoyo-u2s 3 ай бұрын
Siyabonga Malandeka part2 siysmfuna
@bongambitha4174
@bongambitha4174 3 ай бұрын
Sketch futhi
@ThembakaziPrincess
@ThembakaziPrincess 3 ай бұрын
Buya Gwajo sidlulile lapho ❤❤
@sinovuyomgaju
@sinovuyomgaju 3 ай бұрын
😂😂😂
@NonhlanhlaNhlanhlo-nx7mz
@NonhlanhlaNhlanhlo-nx7mz 3 ай бұрын
Ayikho ngempela into engadluli qhubani umsebenzi wenu bafana
@SindisiwefortunateNkosi
@SindisiwefortunateNkosi 3 ай бұрын
Wena nobani?
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 3 ай бұрын
I AGREE WITH YOU ❤
@NolungisaGebashe
@NolungisaGebashe 2 ай бұрын
Kwenzekeni kanti ku Gwajo plzz
@PhindileMakhosazane
@PhindileMakhosazane 3 ай бұрын
Waze wadlala ngethuba bhuti umuntu ekuthanda kangaka Cha ungehlule kazi ufuze bani kini hawuu🙌🏾🙌🏾🙌🏾 nabadala abasakuphaphamis nje ay bandla amathanga ahlanzel abangena mabhodwe
@NontoMbokazi
@NontoMbokazi 3 ай бұрын
Uthi siza mawala ehhh ndoda😂😂😂😂,,wamuhle umsebnze ❤️❤️❤️❤️ amaqili abefana umuntu akahlale engasebnzi akhomuntu ngamtakula
@TshepoAdolphLetsoalo-jn6iz
@TshepoAdolphLetsoalo-jn6iz 3 ай бұрын
i like what you guys are doing ghwatjo or no ghwatjo your doing a good job helping harmless people keep doing a good job pls fetch that car the guy will varnish again!
@nelanishengeson8985
@nelanishengeson8985 3 ай бұрын
Kweminye imizi niyolandwa ngomlahla nkosi weMalandela😂😂
@ThokoSimelane-y1n
@ThokoSimelane-y1n 3 ай бұрын
Ayibuye imoto yengane❤🎉
@buyisiwekubheka3893
@buyisiwekubheka3893 3 ай бұрын
Straight to the point Malandela siyabonga
@PennyMbokazi
@PennyMbokazi Ай бұрын
A cup for u malendela for not taking nonsense ❤
@martinmthethwa
@martinmthethwa 3 ай бұрын
Eish I'm no longer enjoying the Inyoni TV content or episode after the whole sketch that has happened. Gwajo and Bhaka has lead me to lose interest
@vistom5784
@vistom5784 3 ай бұрын
Cha nami angsathembi lutho ngaleshow senidlale ngathi kakhulu ngeziketch and worse sibuka ngedata lethu kanti nina nisemdlalweni,Gwajo nje leshow ayimxoshe naye lomfo ibuyise uMaqumbane finish and klaar
@ntombenhleenhleh989
@ntombenhleenhleh989 3 ай бұрын
​@@vistom5784 wachaza nje gwajo kth kwakungason sketch
@portiaroye4410
@portiaroye4410 3 ай бұрын
@@ntombenhleenhleh989Haibo after bufakazi obungaka
@demede391
@demede391 3 ай бұрын
OK.
@gugumlaba6162
@gugumlaba6162 3 ай бұрын
Noma kungayizikeshi kodwa zimnandi
@IsiphileMatya
@IsiphileMatya 3 ай бұрын
Waze wasebenza kahle Malandela Big up bhuti
@ZukiswaBulani
@ZukiswaBulani 3 ай бұрын
Uphi uGwajo wam 😢 nogwaja oykhundla khundla 😊
@matruh394
@matruh394 3 ай бұрын
Usasekubhaceni🤣🤣
@businzama6939
@businzama6939 3 ай бұрын
Anihluphi 🤣🤣🤣🤣🤣
@ThembakaziPrincess
@ThembakaziPrincess 3 ай бұрын
Makabuye ngempela u Gwajo siyamthanda
@SamkelisiweNdlovu-j3v
@SamkelisiweNdlovu-j3v 3 ай бұрын
Nogwaja wami 😂😂😂😅
@MbaliButhelezi-r5w
@MbaliButhelezi-r5w 3 ай бұрын
😘❤️💕💗
@mondise574
@mondise574 3 ай бұрын
Viva nge Nyon TV viva bathathe Malandeni 🕺❤️😂😂 KODWA Nani o dadewethu Ake niyeke nganezakwethu leyoku diza ukuthenga UTHANDO ngalendlela ncono nomuntu oshade naye , nani majita kanjalo uthengela umfazi ufundise umfazi wakho omshadile omlobolile wagcagcelwa Ayi lezinto zokufundisa iyintombi 😂nisazo ngena Koma ICU🤞NIDLE NGAMA PAYIPI
@MrNduku
@MrNduku 3 ай бұрын
Malandela well done;very articulant and vibrant
@NonhleAngel
@NonhleAngel Ай бұрын
Musani ukungiphusha ngizoziyela😂😂😂😂😂 bigup guys🎉🎉
@BongekaSbosh
@BongekaSbosh 3 ай бұрын
UGwajo makabuye siya mkhumbula enye nenye esiyingeni
@thembindlela9678
@thembindlela9678 3 ай бұрын
Disrespectful!!!How do you give somebody's car to someone else without permission? Umashaya lo
@sindiswayose4273
@sindiswayose4273 3 ай бұрын
@@BongekaSbosh futhi asiy'ngeni ngempela buya Gwajo❤️
@MbaliButhelezi-r5w
@MbaliButhelezi-r5w 3 ай бұрын
I still love Gwajo
@NonhlanhlaNhlanhlo-nx7mz
@NonhlanhlaNhlanhlo-nx7mz 3 ай бұрын
Buya nogwaja ozokhundlakhundla siyakuthanda bo enye nenye asiyihhoyi
@mpumeshenge4132
@mpumeshenge4132 3 ай бұрын
Waze wamubi noThobani wakhona😂😂😂
@SimisoMakhoba
@SimisoMakhoba 3 ай бұрын
😂😂😂😂
@GuguNcalane
@GuguNcalane 2 ай бұрын
😅😅😅😅😅
@michellekomape1443
@michellekomape1443 3 ай бұрын
We short with gwajo lana
@beautynzimande4939
@beautynzimande4939 2 ай бұрын
Malandela n Gwajo Big Up Boyz❤❤❤❤❤❤❤
@MthokozisiCyprian
@MthokozisiCyprian 3 ай бұрын
Malandela I trust you and I believe in you plzz umuntu ongabomudedela next time usumutholile plzz don't fail to present bruh
@MbaliButhelezi-r5w
@MbaliButhelezi-r5w 3 ай бұрын
Yey ngase engabe esaMthola nje sebalekile
@buyiengcobo9
@buyiengcobo9 3 ай бұрын
Noma atshele izigebengu e Maritzburg bathi bayafika zibadubule,baqaphele🙆🏽‍♀️
@buyiengcobo9
@buyiengcobo9 3 ай бұрын
Mhlambe futhi lemoto idliwe kuye ubhuti ngenxa yamacala akhe, ukumdedela akukho ryt.
@anelisaphahla4439
@anelisaphahla4439 3 ай бұрын
@@buyiengcobo9 Yeah am disappointed there too
@MichaelNdebele-b4f
@MichaelNdebele-b4f 3 ай бұрын
Siyabonga Malandela sifuna u part 2 isitholakeke imoto
@lihlemakamu5660
@lihlemakamu5660 3 ай бұрын
Ngyathanda Malandela ezikeshini🤣🤣🤣
@SabeloSithole-z3n
@SabeloSithole-z3n 3 ай бұрын
Up Malandela sekushoda gwajo zokuthakazela ngamalanda
@ThanduxoloStofile-cg5wf
@ThanduxoloStofile-cg5wf 3 ай бұрын
Professional work salute guys good work waiting for part2
@LadyfairQinisile
@LadyfairQinisile 3 ай бұрын
Forever wena malandela big up brohh🙌🙌
@zandiphakathi5986
@zandiphakathi5986 3 ай бұрын
Lapho akamubi nkosyami 😢😢😢
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 3 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@SiphoMhlongo-jh7iw
@SiphoMhlongo-jh7iw 3 ай бұрын
Mubi uyehlula Bandla lomfana ngathi ikhonde
@zandiphakathi5986
@zandiphakathi5986 3 ай бұрын
Yooo😂
@silondilemaphumulo1842
@silondilemaphumulo1842 3 ай бұрын
I XOXO lasexaphozini elinethombonkani
@VuyaniVivian
@VuyaniVivian 3 ай бұрын
Indoda impelake le kshuthi mungabona Mina ungashintsha I country
@sunshinemagagula6392
@sunshinemagagula6392 3 ай бұрын
Siyabonga kakhulu. Muhle umsebenzi Malandela.
@NomkhonoGcwensa
@NomkhonoGcwensa 3 ай бұрын
Ay siyeken ngeykesh zenu Nyoni tv
@FunnyCoralReef-uk9yf
@FunnyCoralReef-uk9yf 3 ай бұрын
Team malandela I like the way you handle this matter alone you are so brave to face a man like that in the middle of the night I can't wait for part 2
@XolisilebukaniMathunjwa-fy3pg
@XolisilebukaniMathunjwa-fy3pg 3 ай бұрын
Uphi ugwajo ai angisaz impela isisuthu kodwa ngizizwa ngiHhebana ngaye🙄
@BonganiMankapela
@BonganiMankapela 3 ай бұрын
😂😂😂😂😂
@_sk66
@_sk66 3 ай бұрын
Hhay idlisile-ke i team lensizwa ibisihambelani manje iyohlala nomawengane uma ifuna ukuhlephulela nezingane zayo isinkwa ngoba engabe ithumela imali nje kuphela nemoto isikomzala nangapha hhay😂 ISISHONEPHI I COMBO MANJE U MC GWAJO NIMSHONISAPHI MANJE❤ ISEBENZA KANJANI LENTO❤ Episode 2 please MALANDELA
@PhumaphiMyende
@PhumaphiMyende 3 ай бұрын
Yaz naloSli ungathi ngizomnyanya as lomuntu wakhe enyanyisa sooo😮
@anelisaphahla4439
@anelisaphahla4439 3 ай бұрын
🤣🤣Usli was fixing his thing not knowing it was going to betray her
@gloriabusi
@gloriabusi 3 ай бұрын
Hayiiii lo cc unesbindi sokuthengela I to embi kanje imoto,,,,kkkk ngapha mubi plus litsotsi,,,mayithathwe back imoto kulebhubesi
@zanynandy6332
@zanynandy6332 3 ай бұрын
Malandela you are the 👌
@FaithMncube-v8e
@FaithMncube-v8e 3 ай бұрын
Hae guys l love you 🎉 so much keep it up amadoda adlala ngathi mpela uthi uyasiza ujike wenziwe islima keep on going,keep it up l salute you guyz🎉🎉
@SiphesihleBusane
@SiphesihleBusane 3 ай бұрын
Buya nopart 2 syabonga ngosizwe lwenu gwajo ninomalandela hhayi nawe uyalushaya loluhlelo❤
@MkhuseliMatyila
@MkhuseliMatyila 3 ай бұрын
Malandela for President 💪🏾
@ntombifuthishezi5077
@ntombifuthishezi5077 3 ай бұрын
Gqoka bhuti imoto iyafuneka ima woo umzala amanga lawo ziyakhalake 💔💔💔💃💃💃
@NosiphoNgema-r3g
@NosiphoNgema-r3g 3 ай бұрын
Buya wegwajo unganaki abantu sizithengela thina idata ❤ emhlabeni kukhulunywa kukuhle kukhulunywa kubi so nje buya nje mfwethu
@lithembabusakhwe9281
@lithembabusakhwe9281 3 ай бұрын
Siyabonga malandela lendoda yisgebengu
@TheoreenMcKenzie
@TheoreenMcKenzie 3 ай бұрын
Mmhh ayiseyimbi lento😅😅
@sphamandlamadondo4362
@sphamandlamadondo4362 3 ай бұрын
Ngiyaphakamisa ngani mabhuteri and nimbuza into okuyiyo futhi ephilisayo. 🤟🙌
@cynthiacynthia5295
@cynthiacynthia5295 3 ай бұрын
Gwajo buya bo .
@nokulungazulu9366
@nokulungazulu9366 3 ай бұрын
Ngyayithanda kodwa malandela no gwajo❤
@AlfredNgoni-cz5uv
@AlfredNgoni-cz5uv 3 ай бұрын
Viva NGO X - Repo Laba bayadlala
@PrudenceMathebula-g5l
@PrudenceMathebula-g5l 3 ай бұрын
Wena ngabe wenzani
@ThabyNgema
@ThabyNgema 2 ай бұрын
syabonga malandela🙌celukbuza mudinga usizo sinithola kanjan???
@gumanguzman_loera
@gumanguzman_loera 3 ай бұрын
Awthi nghlale phans netiye lam ngbuke lesi skeshi....
@CYNDOZUANE
@CYNDOZUANE 3 ай бұрын
Musan ukungphusha ngzoziyela🤣🤣🤣🤣
@neliswazondi4220
@neliswazondi4220 3 ай бұрын
😂😂😂😂ungiqedile esesho njalo
@CYNDOZUANE
@CYNDOZUANE 3 ай бұрын
@@neliswazondi4220 🤣🤣🤣🤣
@ConfusedHorseShoe-sx3cn
@ConfusedHorseShoe-sx3cn 3 ай бұрын
Akho moto ikumzala imoto imke no baby mom iwish angayimosho lyk atshayisise ngayo etsho ngobubi😭😭
@CeciliaNkabinde
@CeciliaNkabinde 3 ай бұрын
😂😂😂 mubi neh
@ConfusedHorseShoe-sx3cn
@ConfusedHorseShoe-sx3cn 3 ай бұрын
@@CeciliaNkabinde indoda mntase imbi ayonto yothengelwa Moto leya🫣
@MbaliButhelezi-r5w
@MbaliButhelezi-r5w 3 ай бұрын
True, Mxm ufuna kuba muhle ngeMoto ka Slie kumawengane yakhe ...... AmaDoda ezinsuku zokugcina aziMbungulu 😢😢😢😢
@nondumisomzimela6722
@nondumisomzimela6722 3 ай бұрын
Bengithi yimi ngedwa obona ububi kulobhuti​@@MbaliButhelezi-r5w
@nondumisomzimela6722
@nondumisomzimela6722 3 ай бұрын
Yaze yayimbi indoda webabo
@nobuhlenobu9869
@nobuhlenobu9869 3 ай бұрын
Ama landa alandelelananani no 😂😂😂😂😂ayi Angazi mina ❤❤❤❤❤❤❤🇮🇪🇿🇦
Что-что Мурсдей говорит? 💭 #симбочка #симба #мурсдей
00:19
Леон киллер и Оля Полякова 😹
00:42
Канал Смеха
Рет қаралды 4,7 МЛН
Мен атып көрмегенмін ! | Qalam | 5 серия
25:41
Isthembu Somjolo Ep3: Impi yezitabane osezwe elentombi ikhekhe
1:00:02
OLALE NABOKUFIKA ENA 14 YEARS USEBOLE ISITHO SANGASASE
36:51
THULELENI TV
Рет қаралды 78 М.
Что-что Мурсдей говорит? 💭 #симбочка #симба #мурсдей
00:19