Iphupho likaMakhelwane | Omama Bomkhuleko

  Рет қаралды 70,164

Simthande Comedy

Simthande Comedy

Күн бұрын

Please subscribe to this channel for more videos.
Follow me on socials:
Facebook: / simthandemyeza
TikTok: / simthandemyeza
Instagram: / simthandemyeza
FOR BUSINESS, email: simthandecomedy@gmail.com

Пікірлер: 291
@maningz
@maningz Жыл бұрын
Ingane ilindwe ubukhosi eNigeria😂😂😂😂😂
@hledonda1591
@hledonda1591 Жыл бұрын
Kodwa guys niyayenza into yenu siyabonga kakhulu engathi God anganipha more ,ukuze nizohlala nisijabulisa ❤❤❤❤❤⁶
@nomampondomisembaye7613
@nomampondomisembaye7613 Жыл бұрын
😂😂😂😂Hayi le phupho 😂😂😂😂
@SimthandeComedy
@SimthandeComedy Жыл бұрын
Thank you so much for watching. Please don't forget to SUBSCRIBE to the channel, if you haven't.
@user-pl4qb7kr4e
@user-pl4qb7kr4e Жыл бұрын
How to subscribe the is no option
@WiseWallet18
@WiseWallet18 Жыл бұрын
I love uMakaTha noMaSibisi sm, I've even showed my family your videos and we all love them 😅❤
@promisesncayiyana289
@promisesncayiyana289 Жыл бұрын
Ungabaghafi phela 😂😂😂
@khumbulanimpofu6897
@khumbulanimpofu6897 Жыл бұрын
MakaTha uyaziqinisa likuthusile iphupho likaMasibisi😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@thandekileprincessdlamini4591
@thandekileprincessdlamini4591 Жыл бұрын
"ngaphupha indoda ikushaye ikushaye waze wamtsholwana"😮😂😂😂!!!!
@jabulisiwedludla9459
@jabulisiwedludla9459 Жыл бұрын
Amanga odwa
@joycebuthelezi3601
@joycebuthelezi3601 Жыл бұрын
Eyi makatha cha uyadelela ntombi 😂 awmazi nje umuntu❤
@duduguma2305
@duduguma2305 Жыл бұрын
Hhey kodwa MaSibisi ngiyakuncoma ngokubekezelela uAbigail, useze ukubiza ngoJosefa..."Petros Bomb"...😂🤣🤣🤣🤣
@thabanym1087
@thabanym1087 Жыл бұрын
Team "Uyezwani" let's gather here...😂😂😂
@sphamandlamajozi7782
@sphamandlamajozi7782 Жыл бұрын
Asisiyeke leskadaklume somfazi uyezwani😂😂😂😂
@slindilezulu3688
@slindilezulu3688 Жыл бұрын
"Team uyezwani" 😂😂😂 niyayazi ipetros bhomu 😂
@nemyamaburu5375
@nemyamaburu5375 Жыл бұрын
Seskhona😂😂Nkosyam ngihleka ngingakaybuki😂
@ndlovusibonelo1864
@ndlovusibonelo1864 Жыл бұрын
Uyangizwa yini🤣🤣🤣🤣
@mthokozisingwane1878
@mthokozisingwane1878 Жыл бұрын
😂😂😂
@contpinya2689
@contpinya2689 Жыл бұрын
The sky is the limit maka Tha no Masbisi 💪 keep moving guys, you deserve all the best, love you 🥰🥰
@thandekileprincessdlamini4591
@thandekileprincessdlamini4591 Жыл бұрын
"ngicikwa ukuthi usuwu Josefa"😂😂😂
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 Жыл бұрын
Kodwa niyahlekisa Masbisi uyavelelwa uMah kaThah eyobukhosi baseNigeria ngyayithanda❤
@sphamandlamajozi7782
@sphamandlamajozi7782 Жыл бұрын
MakaThah u beyond repairs 😂😂😂😂😂😂😂😂
@sithembileshezi1649
@sithembileshezi1649 Жыл бұрын
😂😂😂😂
@adelinetshabalala1540
@adelinetshabalala1540 Жыл бұрын
Kodwa Maka ngoneni😂😂😂😂wiii ave ukhathalisa amabele 😂😂😂😂
@nonkululekodludla1643
@nonkululekodludla1643 Жыл бұрын
Lamudla kangaka iphupho umakaThah ngempela 🤣🤣🤣
@zolisazolisa9734
@zolisazolisa9734 Жыл бұрын
Sebehamba bephuphisa omaSibisi. 😂
@nomvuyonsimango3667
@nomvuyonsimango3667 Жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🙌🏾🤣🤣🤣🙌🏾love from the UK 🇬🇧 you have made my day
@LinduyiseCele
@LinduyiseCele 10 ай бұрын
Awuu Kodwa makaTha uyamphoxa umaSbisi ezokuxoxela iphupho lakho Gl😂🤣🤣😍😍
@nomthandazonkhambule735
@nomthandazonkhambule735 Жыл бұрын
makwaTha uyi star 🌟 🌟 🌟...uwena ongivukuzayo..😂😂😂😂😂😂😂😂esethi hamba wegobela
@zodwamabusela1555
@zodwamabusela1555 Жыл бұрын
Kodwa eyobukhosi base Nigeria 😂😂😂😂😂
@lethundwandwe1131
@lethundwandwe1131 Жыл бұрын
Ngiyanothandaaa ❤❤❤. Noma bangayobikela amaChina😂😂❤
@thokozilemqhedlana8670
@thokozilemqhedlana8670 Жыл бұрын
😂😂😂😂
@NontseleloGwebu
@NontseleloGwebu 2 ай бұрын
Noma bangaze batjele emaChina ngeke nje ngbenzele umsebenzi😄🤣🤣♥️mai rock makaTha
@user-yj2qc5zp5q
@user-yj2qc5zp5q Жыл бұрын
😂😂😂😂😂😂😂hawuuuu kodwa makaTha ubukhosi base Nigeria pho😂😂😂😂😂umunt nomuntu akaziphuphele ay ukuphuphela abanye abantu😂😂😂😂❤❤
@naledimkhize4549
@naledimkhize4549 Жыл бұрын
Maka Tha ugudlwa iphupho😂😂😂Imficile umnikazi we Biso❤
@hlengiwenxumalo3999
@hlengiwenxumalo3999 Жыл бұрын
😂😂😂 kodwa MaSibisi ngidelelekile angkhumbuli ngyokhendla kuwe😂😂😂 uMakaThah
@nokubongaprincessblose6453
@nokubongaprincessblose6453 Жыл бұрын
😂😂😂"phela awakho bengithi nawe uyawabona" ngaze ngaphela🤣🤣🤣
@sithembelenkosiningwenya7331
@sithembelenkosiningwenya7331 Жыл бұрын
Petros bomb😂😂😂kanye lobukhosi beNigeriaa😅😅😅
@Nonto_Sabela
@Nonto_Sabela Жыл бұрын
Yazi kuyasho anisathandazi ...senihlala ngokuxabana
@sicelomthethwa1503
@sicelomthethwa1503 Жыл бұрын
Yazi ngizobona ngidelelekile. 🤣🤣
@nhlanhlazitha5660
@nhlanhlazitha5660 Жыл бұрын
khona okunuka santunjwana😂😂
@LoliM11
@LoliM11 Жыл бұрын
Amaaaaaaaaanga makaThaaaaa!! 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣, ibhayibheli xa uthanda uyalazi 😂😂😂😂😂😂😂😂
@preciousmpungose5641
@preciousmpungose5641 Жыл бұрын
Cha ngibona ngathi amakhehla adinwa izenzo zokandodakazi ukuthi vunyelwe abambise mfana ibhantshi ….angithi noNgoneni naye 🫣khona shaya manzi
@velilenatashia8959
@velilenatashia8959 Жыл бұрын
Bohamba baze bajike echina akunasebenzi la engizowenza🙌🙌🙌🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@fikilekhatha4991
@fikilekhatha4991 Жыл бұрын
MakaThah woniwa yini umoya wakho
@PENELOPECONFIDENCE
@PENELOPECONFIDENCE Жыл бұрын
foreva nine😭😂
@thandiwendlovu6212
@thandiwendlovu6212 Жыл бұрын
Wavutha maCele ungabaselwe, ulaka mamGumede 😂😂😂
@user-fl5hm9qj9m
@user-fl5hm9qj9m Жыл бұрын
umakaThah sekuyazwelamuma sekuguye😂😂❤❤🎉🎉😊
@gamoluswazi5395
@gamoluswazi5395 Жыл бұрын
Sonke siyamfisa umakhelwane nesineke njengomaSbisi🤣🤣 Ayi uyitshe wemakaTha
@zinhledlamini4587
@zinhledlamini4587 Жыл бұрын
Hamba we Gobela😅😅😅ngalowo mzuzu m on my spiritual journey 🙏
@sicelomthethwa1503
@sicelomthethwa1503 Жыл бұрын
All the best on your journey. Uma ubiziwe kufanele usabele not only for you but for your clan's future generations. Thokoza 👏🏻👏🏻
@ntokozodladla8644
@ntokozodladla8644 Жыл бұрын
@@sicelomthethwa1503 wakhuluma kahle mfanakithi
@zinhledlamini4587
@zinhledlamini4587 Жыл бұрын
@@sicelomthethwa1503 Dingiswayo, Nyambose ngiyabonga khehla ngiyezwa makwande ne thonga likusibekele kukhanye
@nontandolucia9874
@nontandolucia9874 Жыл бұрын
I can't live without you guys😂😂😂😂😂uyangzwani
@sithembileshezi1649
@sithembileshezi1649 Жыл бұрын
"Ukube wawinyoni wawuyoba ingududu"😂😂😂😂😂😂 hay Biso
@thequeensa7091
@thequeensa7091 Жыл бұрын
"Sebehamba bephuphisa oMaSbisi ngeke ngiwenze ke lomsebenzi" Kodwa MakaTha cc inyanga eyolapha Wena ayikazalwa😂😂😂😂😂
@jabulisiwedludla9459
@jabulisiwedludla9459 Жыл бұрын
MaSbisi kuncono uxoxele uMaNgidi leliphupho kengizwe uzothini yena.
@lindiwelydia2604
@lindiwelydia2604 Жыл бұрын
We Biso " myeke Maka Thah ulazi kahle qiniso😃😃
@mphikisenimkhize
@mphikisenimkhize Жыл бұрын
Udliwa unembeza maka Thah😂😂😂
@nontsikelelokhumalo8640
@nontsikelelokhumalo8640 Жыл бұрын
Eyi nangumfati nangu ngabe bamtsatsaphi😂😂😂. Sihonga semfati😂😂😂
@jojovilakazi5616
@jojovilakazi5616 Жыл бұрын
Siyavuma!!! Abaye eChina ngeke bawuthole umsebenzi.
@user-dr5ey2dz9g
@user-dr5ey2dz9g Жыл бұрын
😂😂😂😂 Eish gobela,bangayo jika eChina angeke ngiwenze usebenzise Keep it up bomama😂😂😂😂😂😂❤
@khanyisilenyaweni7882
@khanyisilenyaweni7882 Жыл бұрын
Udliwa yini makatha uyalazi lephupho
@thembaningcobo1221
@thembaningcobo1221 2 ай бұрын
Iphupho likaSteve Kekane elingazeki ukuthi lichazani na😂😂😂😂😂❤
@gugupearl2456
@gugupearl2456 Жыл бұрын
😂😂😂😂😂Kanti untabakayikhonjwa lo uyigwala, 🤣🤣🤣usaba maphupho
@slindilekazwanendwandwe3786
@slindilekazwanendwandwe3786 Жыл бұрын
Bumlindile ubukhosi e Nigeria 😂😂😂😂😂uyangivukuza ngizokhipha okungaphakathi gobela😂😂😂😂
@contpinya2689
@contpinya2689 Жыл бұрын
Usuboneni emaphusheni Masbisi
@dumi141kunenekunene2
@dumi141kunenekunene2 Жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣Josefa! Ngichazwa ukuthi uMaTha ulazi kahle ukuthi lichazani iphupho🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@chrissiemahlangu5577
@chrissiemahlangu5577 Жыл бұрын
Ayeye Abigail for once you’re very very scared 😂😂😂😂😂😂
@mamiemokgoloboto3889
@mamiemokgoloboto3889 Жыл бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂ohhh ok, ubaleka ukwenza umsebenzi kahle kahle
@nomthandazonkhambule735
@nomthandazonkhambule735 Жыл бұрын
Give us more makwaTha. .... uyezwa yini!!!!😊😊😊😊😊😊😊
@zamangwazi369
@zamangwazi369 Жыл бұрын
Ubukhosi baseNigeria...... I'm dead😂😂😂😂😂😅😅😅😅😅
@mangosejulia4565
@mangosejulia4565 Жыл бұрын
Laze lakuhambisa iphupho enigeria😂😂😂😂❤
@contpinya2689
@contpinya2689 Жыл бұрын
👏niyayenza lento bomakhelwane , olwayo ulwa aze akhumuke iziphanga🤣🤣,kuthi othobayo aze agaqe ngamadolo encenga isimo😍
@lulunzama4659
@lulunzama4659 Жыл бұрын
Ey ngoba uyisgebengu wemaka Thah,kanti leliphupho uyalaz😂😂😂😂😂😂
@MamaYasin
@MamaYasin Жыл бұрын
Igweee uhlel kaMaSbisi.. Ay akanamanga umakaTha.. Ingane eyaseNigeria🤣🤣🤣🤣
@DuduzileJButhelezi-rm1yr
@DuduzileJButhelezi-rm1yr Жыл бұрын
Uyezwa yini 😂😂😂ngaphinde umvuse wena maSibisi
@nkosingphilelindokuhle7888
@nkosingphilelindokuhle7888 Жыл бұрын
Hamba we Gobela😂😂
@user-qm2je3nb1s
@user-qm2je3nb1s Жыл бұрын
MakaTha uyayishintsha indaba 😂😂😂😂ungayisusi inyoka emgodini wayi😂😂😂😂
@thandekambonambi8885
@thandekambonambi8885 Жыл бұрын
Usuyini wena MaSibisi, kubuza utsotsi😂😂😂😂
@lindiwesibande673
@lindiwesibande673 Жыл бұрын
Sibanga ukuthi usuwu Josefa uphuphela abanye abantu😂😂😂nathi siyaphupha sisi😂😂😂yho makaT ne-drama😂😂😂
@thembaningcobo1221
@thembaningcobo1221 2 ай бұрын
Imali yenze ukuthi abekhona egcekeni😂😂😂😂😂
@hlengiweshandu511
@hlengiweshandu511 Жыл бұрын
Kodwa maSbisi wake wavelelwa🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🔥🔥🔥🔥😍
@michaelmike6519
@michaelmike6519 Жыл бұрын
Hahahahaha sekusele kancane umaCele athi naye ukhe waphupha ebona umaSibisi elele nomfundisi
@MandisaMgobhozi-zh3nv
@MandisaMgobhozi-zh3nv Жыл бұрын
Eyy u Masbisi namaphupho akhe 😂😂😂😂😂
@BuhlebendaloMbhele
@BuhlebendaloMbhele Жыл бұрын
Ikushaye Waze wamtsholwan mara makatha😂😂😂😂😂😂😂
@sthobedladla9807
@sthobedladla9807 Жыл бұрын
😂Ei umaka Thah uyalazi leliphupho ukuthi lichazani 😂 likhuluma ngoNgoneni yini 😂
@mlungisichonco2196
@mlungisichonco2196 Жыл бұрын
UMakaTha uthandaza aze athi " nawe nkosi uyayibona lento iyasolisa"😂😂😂😂😂😂
@zukiemlondo2833
@zukiemlondo2833 Жыл бұрын
Imtholile umnnikazi we maka Thaah🤣🤣🤣ngiyanithanda ke kodwa
@tebogokganakga4231
@tebogokganakga4231 Жыл бұрын
Bathong Abigail!!! You even what the dream means, but you're so stubborn 😂😂😂
@nokuthulanokubonga6153
@nokuthulanokubonga6153 Жыл бұрын
Maka Tha awufunde ukulalela ungabi nolaka uma umuntu ekhuluma nawe 🤣🤣🤣🤣🤣
@zamambhele-gl8ro
@zamambhele-gl8ro Жыл бұрын
Sonke siyaphupha uyangizwa yini.
@zamilemaseko5683
@zamilemaseko5683 Жыл бұрын
Bayeke wena makaThah,🤣🤣🤣🤣vele bayaksaba bayazi ngeke bamelane nawe yikho beqinila o Biso😅😅😅
@ntombenhlekhanyile2940
@ntombenhlekhanyile2940 Жыл бұрын
Myeke Biso ngephupho ave nihlekisa😂 😂😂 kodwa masenixabana syanithanda niyezwa.
@thandekileprincessdlamini4591
@thandekileprincessdlamini4591 Жыл бұрын
"Petros bhom"😂
@olwethushabalala3394
@olwethushabalala3394 Жыл бұрын
Hahahahahahahahahahahaaaaaaa aibo ngaze ngahleka guys🤣🤣🤣🤣🤣 Ubukhosi baseNigeria
@busisiwedlamini1115
@busisiwedlamini1115 Жыл бұрын
Yoohhh Maka Thah wavutha kangaka iheeee ubiza Biso ngo Josefa🤣🤣🤣🤣
@lindiwemasango9210
@lindiwemasango9210 Жыл бұрын
Bathi umakaTha ubuye aponelwe😂😂😂😂😂😂😂😂
@nkosinayesilindile3469
@nkosinayesilindile3469 Жыл бұрын
Masibisi "uyagula wen" 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@victoriasteam2801
@victoriasteam2801 Жыл бұрын
Koda masbisi myeke makatha, Cha niyangichaza bomama😂😂😂😂😂😂
@smangelemadida1977
@smangelemadida1977 Жыл бұрын
Ukube wawuyinyoni wawuzoba ingududu wena 🤣🤣🤣
@noxolothutsheni1393
@noxolothutsheni1393 Жыл бұрын
Umuntu akaziphuphele yena madoda❤❤❤
@slindokuhlenongcebozikalal1816
@slindokuhlenongcebozikalal1816 Жыл бұрын
Ubukhosi obumlindile eNigeria😂😂😂
@sakhilemnkandla9412
@sakhilemnkandla9412 Жыл бұрын
Kkkkk ko Nigeria ulindwe yibukhosi
@contpinya2689
@contpinya2689 Жыл бұрын
Amaphupho akho macele is not make sure🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@lindiwekwela612
@lindiwekwela612 Жыл бұрын
Ngyanithanda wemakaThah nomaSibisi niyezwani maSibisi 🤣🤣🤣🤣
@zandilezah3404
@zandilezah3404 Жыл бұрын
😂😂😂😂😂😂gobela wena maSibisi
@SiziweLanga-lt5wk
@SiziweLanga-lt5wk Жыл бұрын
It's true. Wonke umuntu uyazphuphela 🤣🤣🤣🤣 makaTha 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@jenniferngobese9929
@jenniferngobese9929 10 ай бұрын
Bumlindile ubukhosi eNigeria😂😅😂😅😂
@makhosazanedladla2096
@makhosazanedladla2096 Жыл бұрын
Waze washa umaka Tha ngephupho nje 😂😂😂
@nonhlanhlazubane7899
@nonhlanhlazubane7899 Жыл бұрын
Bayeke wena Maka Thah ungabe usabenzela msebenzi ngoba bayaphapha abakushile imali mabe funa lowo msebenzi
@amahlemsimanga
@amahlemsimanga Жыл бұрын
I see this on Moja Love🥺around boma 19h00 on a Saturday🕯
@phililemqadi3212
@phililemqadi3212 Жыл бұрын
Azokushaya amadlozi we Maka Tha😂😂
@prettydube5440
@prettydube5440 Жыл бұрын
Ngiphuphile 😂😂😂😂
@dust_za
@dust_za Жыл бұрын
Weh ngiLate today bengisakwiMeeting but sengifikile
@thembinomcebo4758
@thembinomcebo4758 Жыл бұрын
UmakaThabafethu wazi laya uMasbisi😂😂😂😂😂😂😂😂😂😅😅😅😅😅😅😅😅😅
Social worker visit | KwaGumede
13:44
Simthande Comedy
Рет қаралды 25 М.
Umemulo kaKhululiwe | Omama Bomkhuleko
10:48
Simthande Comedy
Рет қаралды 100 М.
Nastya and balloon challenge
00:23
Nastya
Рет қаралды 34 МЛН
The Joker wanted to stand at the front, but unexpectedly was beaten up by Officer Rabbit
00:12
小丑妹妹插队被妈妈教训!#小丑#路飞#家庭#搞笑
00:12
家庭搞笑日记
Рет қаралды 33 МЛН
Imoto yakwaGumede | Omama Bomkhuleko
12:21
Simthande Comedy
Рет қаралды 110 М.
Izimpahla zikaNdlovu | Makhelwane
7:43
Simthande Comedy
Рет қаралды 66 М.
#kwamasina
1:01
Thoko Shamase
Рет қаралды 2,2 М.
Osofa bamakhelwane | Omama Bomkhuleko
9:40
Simthande Comedy
Рет қаралды 84 М.
Usiko | Mamezala [English subtitles]
9:24
Simthande Comedy
Рет қаралды 71 М.
Amaphimbo (Official full film)
47:06
Simthande TV
Рет қаралды 115 М.
Umbhabhadiso kaKhululiwe | Omama Bomkhuleko
9:39
Simthande Comedy
Рет қаралды 110 М.
Khokha Mfundisi | Izigigaba zakwaGumede
9:12
Simthande Comedy
Рет қаралды 62 М.
The Interview | KwaGumede
13:06
Simthande Comedy
Рет қаралды 60 М.
Abefundisi baxabene | Omama Bomkhuleko
13:13
Simthande Comedy
Рет қаралды 86 М.
Nastya and balloon challenge
00:23
Nastya
Рет қаралды 34 МЛН