IQiniso ngoku Qedelwa kwe Album kaMgqumeni, DSD, Ngiga, Shobeni Khuzwayo, Thuthani Ndlovu - Ep13-S1

  Рет қаралды 24,059

Real TV1

Real TV1

Күн бұрын

Пікірлер: 196
@Magolide_1
@Magolide_1 2 жыл бұрын
Yabona Madoda Nayicubungula Kamnandi Bafowethuh Namhlanje Ngiyanivuma VIVA NGE RTN VIVA
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
😂 😂 😂 😂 Viva... Lol siyabonga... Usivume njalo 😂😂😂
@bukisilenokwenza8586
@bukisilenokwenza8586 2 жыл бұрын
DsD unomona. badla amandla ka khuzani kanje🖐.uzikhiphile kim
@mzamenikhoza2208
@mzamenikhoza2208 2 жыл бұрын
The professionalism, aii ngigcwele ngani bafwethu🙌🙌🙌
@lwazilukhele1672
@lwazilukhele1672 2 жыл бұрын
Uqinisile yellow bone, isangene leya show, futhi nombuzo wakhona ukhathele... abayazi into abayenzayo, angisayiphathi eye sound system weee 🙌🙌
@njomsoculayo2484
@njomsoculayo2484 2 жыл бұрын
Ukuqedela phela uqedela into engaphelele ,uMgqumeni wayiqeda izingoma so uKhuzani ngcono kuthiwe wenza ifeaturing nakhona kwase kwenzelukuthi adume.
@mavelabuthelezi5548
@mavelabuthelezi5548 2 жыл бұрын
We Zinsizwa ezimbili igama lokuqedela liyanehlula Uma kuthiwa uKhuzani waqedela izingoma kufanele sikhulume ukuthi mhlampe izingoma ezasezi-recordiwe zingu 8 ukwenza isibonelo kwezi zingu 10 uKhuzani mhlambe a recorde 2 ukuze zibe yishumi kodwa Uma Kungu kuthi umgqumeni wayese recorde 10 kusho ukuthi lezi eziculwa umgodi were edited
@kusasalakhehlongwa4199
@kusasalakhehlongwa4199 2 жыл бұрын
Ningichazela kahle bafana bakithi🤞 sengichemile niyezwani? UKhuzani angikhumbuli edunyiswa wukuqedela iAlbum. Ngakho inhloso yokumufaka kumaBackings yayingahlangene nokumdumisa
@mnqobimadikizela4028
@mnqobimadikizela4028 2 жыл бұрын
uNGIGA kuLive 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥uHamba yedwa
@zethembemajola5549
@zethembemajola5549 2 жыл бұрын
Real TV1 befwethu ngifisa engathi ningaqhubeka njalo ubuhlakali eninabo buyamangaza ngihlezi ngiyinxenye yohlelo lwenu njalo into eniyikhulumayo iyezwakala kusobaba ukuthi nenza into eniyithandayo
@faithmbatha4106
@faithmbatha4106 2 жыл бұрын
Real TV 1 is the best ekunikezeni abantu iqiniso njengoba linjalo futhi ayikho eyofika kuyo big up Yellow bone🙌
@ttkamara1193
@ttkamara1193 2 жыл бұрын
Nje dali
@ZWIDEMEDIA
@ZWIDEMEDIA 2 жыл бұрын
Ngizothanda ukuncoma umsebenzi eniwenzayo baf2 your content ishiya umbukeli ethokozile syabonga Real TV1 Family nikhule njalo🙌🙌🔥🔥🔥👌
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
✌️✌️✌️✌️✌️✌️✌️🎊🎊 Siyabonga kakhulu kwi Zwide Media
@sanelekunene1009
@sanelekunene1009 2 жыл бұрын
UDSD ne uyiphixiphixi,phela lombuzo wake wabuzwa lona,wathi yena zikhina izingona ezaqedelwa u Khuzani noma engeke azisho lezongoma ukuthi iziphi.kodwa manje useyaphika
@a.mnqobigumede7182
@a.mnqobigumede7182 2 жыл бұрын
Ukuthi ezingomeni iyezwakala ivoice kaKhuzani akusho ukuthi uMgqumeni wahamba umsebenzi ungaphelile kepha kusho ukuthi uShobeni wabona amaphutha ese edit** .ufakazi walokho ayikho ingoma enezwi laKhuzani iqala ize iyophela
@thapelomolefe7882
@thapelomolefe7882 2 жыл бұрын
Nayihlaziya kahle lento babhemu🤝🤝 Ninobuchule nobuhlakani🤞 , nize ningayeki.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 жыл бұрын
Bacabangu Khuzami balala bengalele up Khuba up.
@siyabongarichard1657
@siyabongarichard1657 2 жыл бұрын
Lendaba isiyefana nje necala lika Meyiwa sekukhulunywe kakhulu ngalento kodwa iqiniso lavela kdala noprojusa wavuma lena eyenziwa u Ngiga no Gqoko ayibulethi ubulungiswa ku Shobeni ngoba sengathi wayekhuluma amanga
@sandilembatha5683
@sandilembatha5683 2 жыл бұрын
Lento kodwa uBab'uShobeni wayicacisa lento and nami njengomlandeli weBhova weqiniso ngiyayizwa ivoice kaKhuzani and lokho akunankinga nje. Phela not yonke into kumele imbulwe ivele obala ilunge ifihliwe. Wayiqedela uKhuba finish nje. Ay kodwa uGqoko lukhombise ukungavuthwa njengenqwele uma luphendula loyambuzo, kunjena nje kuxove lona.
@nkosingiphilegift8335
@nkosingiphilegift8335 2 жыл бұрын
U DSD Wakewavuma okhozini wathi zikhona izingoma ezaqedelwa uKhuzani noma engeke azisho
@ziphosimelane5755
@ziphosimelane5755 2 жыл бұрын
Kahle kahle lempikiswano ibuyiswa umona wokubona uKhuzani ephumelela nokumdlela amandla
@phelelanimafuleka3854
@phelelanimafuleka3854 2 жыл бұрын
Abantu bathi unomona u DSD or banomona ngoba babefuna kucule bona kodwa sebekhohliwe ukuthi uKhangelani noMjikijelwa babecula kuma Albums ka Mgqumeni esaphila ebanikile ngokusemthethweni e.g Abakwethu babe Leader not uku backer...so nje kufanele bakhulume abakwaziyo bengathukwa ngoba kungavuni abathize.
@bhekanisihle3488
@bhekanisihle3488 2 жыл бұрын
Cha nami bafwethu ngithi ayiqedelwanga babemdumisa nje ukhuzani UBhekani Mazibuko lo ENkandla KwaNxamalala ENtolwane
@ndumisosokhela4290
@ndumisosokhela4290 2 жыл бұрын
Iqiniso nje yikuthi,uKhuzwayo wanabukelisa uKhuzani egameni lebhova.Ngenjongo yokumakhetha ngoba ubazi ukuthi uzobe ngaphansi kwecompany yakhe Ngumbono wami
@nkosingiphilegift8335
@nkosingiphilegift8335 2 жыл бұрын
But why Khuzani engazange amengaleyonto amemezele or aculengayo if yayenzelwe ukudumisa yena
@dumilesibanda1918
@dumilesibanda1918 2 жыл бұрын
No banewethu Ukhuzani engakhona ukucula njengomgqumeni akayishisi ivoice kodwa akazange aqedelele lutho Inkinga bafuna uku trende Ukhuzani makungenjalo akanqume nqume ingoma Ze sms or ezinye azijobelele njenge secret
@nduduzojali364
@nduduzojali364 2 жыл бұрын
I voice kaKhuzani ikhona laphana, but engakusho ukuth i-album yayiseqediwe then kuyobe khon okwakhishwa kwafakwa amabackings kaKhuzani
@Ngcebo193
@Ngcebo193 2 жыл бұрын
RealTV1 thanks for this video you guys are intelligent!
@mzingisiquluba7270
@mzingisiquluba7270 2 жыл бұрын
Yellow Born nawe Ngobese bafethu niyayenza le podcast kakhulu ubuchwepheshe nohlobo lokufaka imibuzo for me Realtv1 is the Best
@lakeflakersa
@lakeflakersa 2 жыл бұрын
Cha ke akukho engingakusho oktheni uKhuzwayo waluchaza lwaphela udaba manje indaba isingabhekiswa ku Thuthani umuntu ongasho ukuthi ngempela ama backings ayeshoda ngempela yini? Ilula lendaba
@mpumezohaka6856
@mpumezohaka6856 2 жыл бұрын
Ingoma is a storytelling..,. some pieces can be added during mastering depends on intelligence yabantu abase studio . Meaning some verses or lines can be included and excluded. Ngobo ngamane amaxesha producers and nabantu aba record music. Kodwa kusobala kukho abanganomona ngoba yaqedelelwa umuntu abangamthandi.
@ttkamara1193
@ttkamara1193 2 жыл бұрын
Wayibeka mtaka baba
@siyabongambatha6878
@siyabongambatha6878 2 жыл бұрын
Danke mjita... N umbuzo engnawo uthi if ukhuzani wayengekho ngaphansi kwecompany izingane zoma, wayeyoyiqedela yin le album?
@siyabongaabner3041
@siyabongaabner3041 2 жыл бұрын
Ubuza mbhedo wena
@siyabongambatha6878
@siyabongambatha6878 2 жыл бұрын
@@siyabongaabner3041 😂😂bro let me teach you something since you're new to this industry.. By that time we had umabutho, imfezi umthethwakhe even dlubheke who were really dominant kuloshuni webhova but okhuzwayo they decided to choose khuzani why? What was a reason behind all of this
@mhlelintshangase1485
@mhlelintshangase1485 2 жыл бұрын
Kanti uKhuzani waduma ngokuqedela yini?
@zamokuhlemjiyela5462
@zamokuhlemjiyela5462 2 жыл бұрын
Kunomehluko phakathi kokuqedela noku editor something. if album was complete then kwafakwa amanye amazwi that does not mean iqedeliwe.. but it means ku edithiwe...
@ttkamara1193
@ttkamara1193 2 жыл бұрын
Phela abanye bazoshaywa islungu in terms of editing And they wanted I voice kakhuzani qha not ukumdumisa bcs ukhuzani ukhuliswe I Ndidane ku maskandi dat's why akwazile ukwakha umuzi wase mandaba as sazi sonke ukuthi kukhona Kwadlulujeqeze . He advised him very well. As no Ndidane engafelanga eshlahleni but wafela emzini wakhe o green
@sphesh1761
@sphesh1761 2 жыл бұрын
Imfivilithi ye-podcast ❤
@mzingisimemela449
@mzingisimemela449 2 жыл бұрын
Real TV1 kudala ngasho ngathi uMbuso Wama....... Ukhandwe ngenhloso yokuth uzame ukuba uNumber kant basa lack(a) there and there, so ibambeni madoda nge professionalism.
@malumevietv6777
@malumevietv6777 2 жыл бұрын
Inkinga bona bathi yaqedelwa abakusho ukuthi kukhona okwasuswa ...bathi yaqedelwa
@dumisanidumisani3274
@dumisanidumisani3274 2 жыл бұрын
Ukhuzan wayiqedela esikwaziyo finish
@uShuniWobunono
@uShuniWobunono 2 жыл бұрын
Cha akengiphawule lah babhemu. Lenkulumo isithathe iskhathi eside kabi, mina aying'didi sidalo ubani okumele simthembe phakathi komuntu owayesondelene no MGqumeni ngalendlela okuwuGqooko nomunye oseceleni. Enye yama channel yabafwethu lah yake yaveza i video ka Thuthani lapho ayesho khona ukuthi uMgqumeni waye recorder 3 days i album ayiqede naye uThuthani ufihle induku emqubeni, uBaba uShobeni niqinisile kmele ahlohlwe ngemibuzo ngan ngoba ibhova lalinezingoma eziningi nje ezingakhishiwe kuze kube namuhla leyandoda siyazi ukuthi yayihlele ukukhipha i double disc beside i autography kunenye eyayizolamana ne Secrete. Ahy no iyabheda leyanto, yebo uKhuzani ikhona i voice yakhe but something is beating water. - in Mayflower.
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Ngikuzwa kahle bafo.... Asithembe imibuzo izophenduleka 1 day
@mavelabuthelezi5548
@mavelabuthelezi5548 2 жыл бұрын
Where are the Royalties of the Album??????
@qhawepictures4054
@qhawepictures4054 2 жыл бұрын
Bafwethu salute sengathi ingakhula kakhulu
@amonngema5675
@amonngema5675 2 жыл бұрын
Real Tv1 sikanje 👍💯💯
@amahlepalesa4941
@amahlepalesa4941 2 жыл бұрын
Ninomona ngokhuzani up khuzani up
@Mabhanti
@Mabhanti 2 жыл бұрын
That other podcast is biased. There was absolutely no need to contact Shobeni specifically. They could have easily contacted uThuthani. Two weeks ago they were able to contact him because Khuzani had requested them to do so but now they can’t contact the very same Thuthani they were able to call a week ago?
@xolilefadana559
@xolilefadana559 Жыл бұрын
"Ngicela ungatsheli muntu, Dali uyaz ulithemba lentliziyo yami" ndiyamva uKhuzani kuma Backing
@Zangwest
@Zangwest 2 жыл бұрын
Sibonge ukuhlaziya okusezingeni eliphezulu ngiyafisa ukuba bekthiwa unginga nogqoko bebe ku real tv 1 bese kuvela lombuzo amaquestion enu ngiyawathanda phambili nge real tv1 phambili.
@mjakadash1159
@mjakadash1159 2 жыл бұрын
MANJE THINA SIZOSOZAKALA KUPHI EKUTHENI I CD YAQEDELWA UBANI NOMA AYIZANGE IQEDELWE?
@lwazilukhele1672
@lwazilukhele1672 2 жыл бұрын
Real TV1 ihamba yodwa 🔥🔥🥇🥇
@sphaoslodrakechannel8271
@sphaoslodrakechannel8271 2 жыл бұрын
Real TV is namba 1 you tube channel
@vumamkhize454
@vumamkhize454 2 жыл бұрын
real tv1 inkinga kulento yenziwe ukhuzani ngoba uthi ezinyingoma zabhalwa uyena kwi
@thabogonya3988
@thabogonya3988 2 жыл бұрын
Ngiyethemba madoda ukuthi anikohliwe uPart 2 kaShaka
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Not at all
@malizungu4570
@malizungu4570 2 жыл бұрын
kusamele sizwe ama side amaningi lana, u Engineer kusamele aphendule naye, ne Manager yakhe uMgqumeni kumele iphendule.
@syabongansele9245
@syabongansele9245 2 жыл бұрын
yabona nje isdingo sayo yonke lenyalastiti asikho ngempl... akekh umunt ongath okayizwa ivoice kakhuzani engomeni eyodwa nakhona yona le ethi isecret... mangabe belikhon iqiniso bebeyochaza nje ukth yebo ukhuzan samthatha sath afake ivoice yakhe kule album just ukuth simphushe... cz vele kwakudingeka umunt kwi company ozovala iskhala samgqumeni.. album yayqediwe ukhuzani akayqedelanga wafaka nje ivoice jst for marketing purposes cz base bebona ukuth umfana onepotential yokthatha iskhundla sebova abenzele imali njengebhova kuycompany.. so babona ithuba bath afake ivoice yakhe qede bakusho lokho kuthina balandel khona sizomthanda... but asikh isdingo somsindo angimphowe mpela ukhuzani but ivoice yakhe ikhona n ngokwam wayengaqedeli but lwenziwa nje ngamabomu ukth afake ivoice yakhe kukhishwe eyebhova
@jabulanimthimkhulu6130
@jabulanimthimkhulu6130 2 жыл бұрын
Baba Khuzwayo is a very smart man😂 I mean ibikhona nje igenge kuMgqumeni uJaiva🤷‍♂️, Khuzwayo wabona ithuba le business nje la nje nge artist elincane angadla ngalo imali
@dumilesibanda1918
@dumilesibanda1918 2 жыл бұрын
Kube kunesangoma esbhula okweqiniso besizocela asibhulele Lolo daba
@kwazinkwazi3625
@kwazinkwazi3625 2 жыл бұрын
Mawukthi kwakuvezwa uKhuzani uDSD uryt ngoba noBabuShobeni bakwenza lokho bezitshela ukthi into ezoshesha idlule
@kusasalakhehlongwa4199
@kusasalakhehlongwa4199 2 жыл бұрын
Kwamdumisa yini uKhuzani ukuqedela iAlbum?
@sphenyathemnyama2520
@sphenyathemnyama2520 2 жыл бұрын
ay i RTN iyahlaziya bafet ,ihlaziya kamnand futh ihamba phambili
@michaelmjuqu792
@michaelmjuqu792 2 жыл бұрын
Umuntu ogange kakhulu kulento ilamakitiya aushobeni
@Mlu_Rsa
@Mlu_Rsa 2 жыл бұрын
noma emdala waganga yena.....liyazilwela ibhova ingakho ingaphel lendaba
@ZikhonaMajobela
@ZikhonaMajobela 2 жыл бұрын
Sthe uhluzekile umqondo wakho ndoda, abanye bazothi uchemile.
@DronehuntingSA
@DronehuntingSA 2 жыл бұрын
🙏
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 2 жыл бұрын
Mmh lilele iqhawe singeke sisalazi iqiniso langempela
@siyabongaabner3041
@siyabongaabner3041 2 жыл бұрын
Waze wavelelwa khuzani mfoka mpungose impulelo yakho yenza kuliwe nawe ngayoyondlela wonke umuntu ucinga iphutha lakho
@londlwendlangamandla7300
@londlwendlangamandla7300 2 жыл бұрын
Wayeyigida ngoma DsD Manje wazingan indaba zase studio?
@tptozngwadi5874
@tptozngwadi5874 2 жыл бұрын
Nayi beka yacaca Zinkabi zami 🤞🤞👊👊
@bonganimuzi6030
@bonganimuzi6030 2 жыл бұрын
Abasho izingoma owaziqedela asishayele u live sizovuma
@thamiekunene2412
@thamiekunene2412 2 жыл бұрын
UNgiga noDsd babengayona ipart yeproduction kiwi-album islima esingathatha impendulo zabo serious 🤣🤣
@busanibusani9921
@busanibusani9921 Жыл бұрын
Futh yen uNgiga nje ay wayesondele ngo Jayva kuMgqumeni not ngomsebenzi😃😃
@yamkelandamase5206
@yamkelandamase5206 2 жыл бұрын
So Ama Royalties ala Album akwakufanele angene ku Mgqumeni ayaphi ke?
@SifisoMalokotha-ec2ce
@SifisoMalokotha-ec2ce Жыл бұрын
Kjuzani yinkosi kuphi umsangano lowo😂😂😂💔
@mcebisenifalakhe9430
@mcebisenifalakhe9430 2 жыл бұрын
Thank bafwethu🙏
@gcinasimphiwe518
@gcinasimphiwe518 2 жыл бұрын
UDSD uyangixaka ngoba lombuzo bake bambuza wona kuSgiya ngengoma wavuma wathi Yebo uKhuzani wayiqedela iSecret useyaxaka ke manje uma esephika... inkinga sekuyoba ukuthi ke mhlampe ama Interviews akhe akuSgiya ngengoma uDSD ngeke sisawathola kodwa wavuma kuSgiya ngengoma
@a.mnqobigumede7182
@a.mnqobigumede7182 2 жыл бұрын
Ngokwami abantu bazidida bona ngama agenda wabo uDsd no Nginga bona bakhulume abakwaziyo and kufakazelwa ukuthi kwi secret ayikho ingoma eculwa uKhuzani iqala ize iyophela kushuthi lekwangena khona ivoice yakhe kwase kwabo mastering or seku editwa entweni eyashiwa umgqmeni
@ngcebocuprian5202
@ngcebocuprian5202 2 жыл бұрын
Ngyayithanda ĺenkulumo yenu ngoba yenza thinabanye sibuyele siyoyidownload le album kaMgqumeni
@nkanyisonyandeni2985
@nkanyisonyandeni2985 2 жыл бұрын
Ukhuzani ukhona nje..... Wonke umuntu uyamuzwa...... Khulumani ekthandwa yin ke.... OK
@IchwaneLenkalankala
@IchwaneLenkalankala 2 жыл бұрын
Bahlonishwa bengicela ningiphe izinombolo zenu, khona engfisa sikuxoxe.
@mapulemadlala3205
@mapulemadlala3205 2 жыл бұрын
Bafwethu kuzosisiza ngani ukwazi ukuthi ubani owaqedela icd kaMgqumeni coz uKhuzani udumo akalutholanga ngecd kaMgqumeni ikhathi sithola manje ukuthi uyena owayenza amabackings
@celumusasunnyboy1568
@celumusasunnyboy1568 2 жыл бұрын
iqiniso lithi ukhuzani ukhona ku album kamgqumeni i secret. ubab Khuzwayo isenzo sakhe sokufaka ukhuzani sakhombisa ukungabahloniphi abalandeli bebhova nomsebenzi webhova ukuthi aphushe i artist ku album kamgqumeni. uzokhumbula naphambilini wafaka umgqumeni kuma backings kadlubheke ngenxa yokukhulisa igama likadlubheke . uma kuthiwa umgqumeni washiya amabackings engaphelanga umgqumeni ku live waye bhekhelwa webani ubani ibhova elamuvuma kusincinda igazi ngama backings kungani kungalandwanga yena ahluleke ......bafwethu uBab khuzwayo wafaka ukhuzani kumabackings ngenxa yokuthi ufuna adume ngalokho wakhombisa ukungawuhloniphi ngokwami umsebenzi webhova ngokuphusha i artist yakhe
@thabongubane6592
@thabongubane6592 2 жыл бұрын
danki nginawe lami kumbono wakho
@busanibusani9921
@busanibusani9921 Жыл бұрын
Kodwa futh uKhuzani akakuthwele lokho and kuyinto esiythola manje leyo angikbon mina kwakuyindlela yokuphush uKhuzani ngokbon kwami umunt owaphush uKhuzani INdidane
@zolilemtumela2125
@zolilemtumela2125 2 жыл бұрын
This term of "ukuqedela" is used loosely here. Ngendlela engizwa ngayo kulamadoda ingoma zaqedwa ngumunini wazo. Therefore, akuzwakali kahle ukuthi kukhona umuntu awaziqedela. Why singathi uKhuzani uye featurish kwingoma ka Mngqomeni esele iqediwe. This example of drawing can be interpreted in many ways, what if someone just added a colouring kwi drawing esele ikhona. Would you say uyiqedelile idrawing yakho. Mina, I would say No, ibivele iqediwe.
@thembat7837
@thembat7837 2 жыл бұрын
Madoda musani ukudlala ngathi uDlubheke uybekile lendaba yazwakala. UKhuzani wayqedela ialbum kwaphela, uNgiga ufuna njer ukusqhatha nensangu.
@Mjikx06EC-df8xs
@Mjikx06EC-df8xs Жыл бұрын
Mina nje angivumi sdalo ukuthi kwakuqedelwa laphaya kwakuwumshika-shika nje wofaka lo egamin.
@slindilesli153
@slindilesli153 2 жыл бұрын
💙💙💙💙💙💙💙suthini manje🤣💙💙
@phelelanimafuleka3854
@phelelanimafuleka3854 2 жыл бұрын
Kuyacaca ukuthi uShobeni kukhona akwenza ukusiza uKhuzani hay ngoba nakhu kwakushoda okuthize, futhi uma ubheka umlando kaKhuzani uNgizwe achaza ngezindondo zakhe nokuya phesheya ekuben engawinanga kuma SATMA.
@samumaureen8698
@samumaureen8698 2 жыл бұрын
I wonder why engasizanga abafana bakhe o Falabo no Dlubheke
@phelelanimafuleka3854
@phelelanimafuleka3854 2 жыл бұрын
@@samumaureen8698 awubhekisise kahle umlando wabo uzophenduleka coz uDlubheke waphuma enkampanini yezingane Zomama..not ukuthi akaze abasize. Dlubheke waze wenza ingoma noMgqumeni😅😂
@slindilesli153
@slindilesli153 2 жыл бұрын
Cela nixolele DsD ngba uyena owahamba wayolanda ukhuzani umsebenzi usudetekile
@a.mnqobigumede7182
@a.mnqobigumede7182 2 жыл бұрын
Ngihlonipha i Real tv futhi Yellowbone lephuzu lakho lemibuzo ebuzwa ngale kuleya channel ngiyakuvumela** kusehlisile isithunzi sa Dr Khangelani ukuthi yena entweni aphawule kuyo kufunakale ukuthi kulandwe ofakazi
@siyabongamabaso8380
@siyabongamabaso8380 2 жыл бұрын
Nikhuluma kamnandi bafowethu ukhuzani ukhona kuleya CD upheleleke umdlalo
@siyabongamsweli9531
@siyabongamsweli9531 2 жыл бұрын
Nina niyaxokiza y ninganaki lespaza shop senu
@ntokozomthembu9327
@ntokozomthembu9327 2 жыл бұрын
musani ukukhuluma into engenasiqiniseko akasho yena ukuthi wenzani, iziphi izingoma.
@lindokuhleinnocent7524
@lindokuhleinnocent7524 2 жыл бұрын
Lombuzo ubuzwa abantu abangayithenganga I original copy ye CD okwesibili baba uNondidwa wayichaza lento ku Show kaKhuzani waphinda wayichaza ku real TV1.Umsuso wamaciko sesingasho ukuthi uyafudumeza
@busanisibanda9457
@busanisibanda9457 2 жыл бұрын
My question it's if mgqumeni was passed away during the release of those two albums, where are the royalties of those songs, guys let's not support this nonsense our people to rob each other the right able ownership of those royalties
@mbhuda2208
@mbhuda2208 2 жыл бұрын
Aphi
@nophelelephindothi679
@nophelelephindothi679 2 жыл бұрын
Uphumla Nini umgqumeni Oko watshona igama lakhe lisephantsi phezulu kutsho Kona ukthi yiNkosi ayikho enye ingasoze ibekho enye
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 2 жыл бұрын
Eish you can ask again
@Thulz.
@Thulz. 2 жыл бұрын
Naze nawutalabha Umbuso wamasimba i mean Umbuso waMaciko 😂😂😂
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
😂 😂 😂 😂 Umbuso wani?
@mondlimsanemedia2562
@mondlimsanemedia2562 2 жыл бұрын
Dankooo bafowethu 🙌
@n-kaymchunu3117
@n-kaymchunu3117 2 жыл бұрын
Cha iningi kodwa uKhuba limidlela umona...
@khayelihlemakhanya1623
@khayelihlemakhanya1623 2 жыл бұрын
Unondindwa nendidane bathi uKhuba izwi lakhe lifana ncamashi neleBhova yini le abayikayo ngoba uyezwakala uKhuba uma ulalelisisa umona nje
@Mjikx06EC-df8xs
@Mjikx06EC-df8xs Жыл бұрын
Angizwa kwayena nje mina uKhuzan laphaya
@zondigagashe5268
@zondigagashe5268 2 жыл бұрын
HAYI UKUTHI WAYIQEDELA ! WAYITHOLA ISIQEDIWE WAPHESHA LAPHO NALAPHO OKWAKUNGAZWAKALI KAHLE KHONA MYB INTO ENCANE NJE KODWA BAYIBEKA ENGATHI WAYIQEDELA KWALUNGISWA "
@fanelefanele9714
@fanelefanele9714 2 жыл бұрын
Mawuth 🤔 "noma ungathandana Umbuzo wabo" usulixekile uhlelo ukubuye kubonisa ukth yinina enixabanisa abaculi bomaskandi
@a.mnqobigumede7182
@a.mnqobigumede7182 2 жыл бұрын
Cha waphumelela ngampela ubabu Shobeni ekusebenziseni uKhuzani
@sandilentombela2438
@sandilentombela2438 2 жыл бұрын
Sisacela ukuthi ulethe u Part 2 kaShaka Mpungose
@mxolisibuthelezi6163
@mxolisibuthelezi6163 2 жыл бұрын
ikhishelwani leyoSumthing
@mpethawestayela4976
@mpethawestayela4976 2 жыл бұрын
Akayiqedelanga wazimix ukuze apromot igama lakhe
@similodelani6150
@similodelani6150 2 жыл бұрын
AKAQEDELANGA ULUNGISILE NGOBA I ALBUM YENZIWA YAPHELA
@khethabantu228
@khethabantu228 2 жыл бұрын
Bafwethu Abantu basanganiswa yini kulento
@siphukuthulamkhize5420
@siphukuthulamkhize5420 2 жыл бұрын
Ubacker maphi amatrack???
@mnqobimadikizela4028
@mnqobimadikizela4028 2 жыл бұрын
Unamanga uKhuzane ngubani onga Flyer for uR150 for ukuzodlala isiGingci ngoba uThuthani uthi ingoma yayiyi R150 ngalesokhathi aphinde athi uBuzeni wabulwa ngemali xawa nikwa R500 and why engamxelelanga iQiniso uba akusenguye owa wayedlala kulangoma he must pay him akaze amxelele
@ayandansibande4164
@ayandansibande4164 2 жыл бұрын
Awunaso isphiwo sokuzicabangela neh🤦‍♂️
@lindokuhlengubane5119
@lindokuhlengubane5119 2 жыл бұрын
Ingoma yodwa Ibiza 10 000 ke ngoba usho lokho funa akhokhelwe yona??
@mnqobimadikizela4028
@mnqobimadikizela4028 2 жыл бұрын
@@lindokuhlengubane5119 but kumbuso wanaCiko last week uthena uThuthani kwi-Call ingoma ibiyi R150 ngela Xesha and R500 was too much lena yanikwa umbuseni according to the cost
@mnqobimadikizela4028
@mnqobimadikizela4028 2 жыл бұрын
@@ayandansibande4164 ubuyibukele Interview ka-Khuba kuMbuso wamaciko last week Friday if you did you'll ma point, noba uyaphapha nje
@ayandansibande4164
@ayandansibande4164 2 жыл бұрын
@@mnqobimadikizela4028 yebo ngangiyibukele. Uma niqeda ukwenza ingoma yiziph ezinye izinto ozizuzayo or izimali ozitholayo ngokuba yingxenye yokuqopha ingoma? Ngizophinda futhi, unenkinga yokungakhoni ukucabanga yonke into kuwe iwubupolitiki okugcina kufinqiza isphiwo sakho sokuzicabangela without being influenced by other factors or people.
@thabanimncube629
@thabanimncube629 2 жыл бұрын
Waqedela ezithini izingoma,umbuzo wami iloyo?
How Strong Is Tape?
00:24
Stokes Twins
Рет қаралды 96 МЛН
Quando eu quero Sushi (sem desperdiçar) 🍣
00:26
Los Wagners
Рет қаралды 15 МЛН
uNgiga noKhangelani DSD baphawula ngodaba lukaGcabashe owazibiza ngoMgqumeni.
5:30
Gezani Media Productions
Рет қаралды 17 М.
uMgqumeni mhlazane eqoqa indodo yeSAMA Awards
3:49
MN_TV_Channel Msizi Ntshangase
Рет қаралды 55 М.
How Strong Is Tape?
00:24
Stokes Twins
Рет қаралды 96 МЛН