isilo sama Zulu uMisuzulu kaZwelithini ugeqa amagula

  Рет қаралды 81,405

Nhlaka Production

Nhlaka Production

Күн бұрын

Isilo samaZulu u Misuzulu kaZwelithini uzizwe eqina idolo ngokwesekwa ubuholi obunohlonzo

Пікірлер: 153
@MasondoZgambo
@MasondoZgambo Жыл бұрын
Siyabonga mntwana u Zuzifa wakhuluma kahle unjengomntwana ubabawakho unamaqiniso nibambane njalo. Inkosi i Ndlulamithi ngeyethu. Negama liyazichaza Misuzulu lalela kahle wena obhayizayo Misuzulu,Misuzulu. Ungu Bayede wethu.
@princezulu7105
@princezulu7105 Жыл бұрын
Ngaze ngajabula mangibona uMntwana uZuzifa esekhaya eyokhuleka kuBayede ukuthi ume lapho uMntwana ongumzala wami iNkosi Mangosuthu nasezunkulymeni amshiye nazo njengendodana yakhe. Mntwana Zuzifa ngiyabonga kakhulu ukuzisondelanisa neSilo ngoba singabandawonye imimoya ngeke ize ilunge ukusehlukanisa
@SMMY2355
@SMMY2355 Жыл бұрын
You bear such a resemblance to that of your ancestor INkosi uCetshwayo ka Mpande. Bayede🙌🏽
@sindymbau5255
@sindymbau5255 Жыл бұрын
Our Majesty is confident now Bayede Ngonyama
@BonganiMoyo-yd3jb
@BonganiMoyo-yd3jb Жыл бұрын
Kuyajabulisa kakhulu ukubona abaphathi beqinisa isintu phinde kubongeke amazwi aphawulwe ngeqiniso yisilo. Siyabonga kuso ISILO. Sengathi isizwe sesilo singabambana kuze kube phakade.
@ephyshadi4418
@ephyshadi4418 Жыл бұрын
May God protec,strengthen you king Misizulu long live my brother, i'm not a zulu person but i fill i must say something to you because i see the respectful person in your face be blessed my king 👑
@NosiphiweDlamini
@NosiphiweDlamini Жыл бұрын
❤❤😊our very own handsome king
@GasoGa
@GasoGa Жыл бұрын
Very true bayede social media has done more harm than good. Izinkundla zokuxhumana ziyaqatha ngempela.
@sizwefunanishabalala4945
@sizwefunanishabalala4945 Жыл бұрын
Isilo sesifana neSilo uCetshwayo and Dinuzulu kakhulu manje habeeee🙌Nayede Ndlulamithi yamakhosi.
@Tendibar1998Tendifree
@Tendibar1998Tendifree Жыл бұрын
Oh there is nothing to beat humble and respect. I see that in the King and Umama Ka Mayisela. Long live King MISIZULU Waka BEKIZULU.
@sandiledlamini3539
@sandiledlamini3539 Жыл бұрын
Hlabisa's humility & charisma is admirable
@Rooi_Online
@Rooi_Online Жыл бұрын
Yaze yabeka kahle ingonyama❤️🙏, bayede!!
@ZolaHange
@ZolaHange Жыл бұрын
Isizwe masithuthuke kubekuhle silindele impucuko Amen Hallelujah Ndabezitha
@wandilemaphosa-mx8ud
@wandilemaphosa-mx8ud Жыл бұрын
Ulwandle ungalususa kanjani olwandle. Ngivumeleni nami ngithi Bayede. Bakwethu masibe yimbumba singawuvumeli umoya wabaphambano neqiniso okaPhindangene Umtwana ayelimele. Masingavumeli imithetho yase Rome ukuthi iphikisane nemithetho yobuntu bethu singabe Silo. Roman law mayisetsheziswe uPrine Simakade ukuzehlisa yena isithunzi ezweni likaMageba Bayede. Kushomina uMaphosa uNdlela umajikijela. Ngiyakweseka okwenziwa uShenge elwela ubulungiswa Noxolo. Bayede❤
@zweliniMqwebu6853
@zweliniMqwebu6853 Жыл бұрын
Omntwana Simakade nomntwana uMbonisi angazi noma bacabanga ukuthi isizwe samaZulu siyabesaba yhini, nalezinkantolo ezithetha amacala esizwe asizesabi ngisho nomangabe zingathi umntwana uSimakade uyiSilo kuyosukuma thina masekunjalo siyisizwe, uyoHlangana umhlathi owazanayo ngeke sidukiswe abantu abangazazi kwabona ukuthi bafunani, izwi loMntwana kaPhindangene lalingaweli phansi kwaZulu futhi namanje sasimile ekutheni sisodwa iSilo kwaZulu nomangabe simabalabala okwenkomo enkone sisithanda sinjalo. Hlangana mhlathi owazanayo
@siphiwemsomi4930
@siphiwemsomi4930 Жыл бұрын
​@@zweliniMqwebu685332:13 b
@siphiwemsomi4930
@siphiwemsomi4930 Жыл бұрын
Sikhulumile Silo asoze lasuka ulwadle noma kunjali lumile
@khulekanimhlongo4210
@khulekanimhlongo4210 Жыл бұрын
THINA SIFUNA USMAKADE SAMAKHOSI
@khulekanimhlongo4210
@khulekanimhlongo4210 Жыл бұрын
UNDUNANKULU KAZULU UHAMBE EKHALA NGESILO. LUNHASEKUHLD
@simphiwepercival2068
@simphiwepercival2068 Жыл бұрын
Waze wasikhukuma kahle IsiZulu baba wesizwe
@LizwiNgubo-xh1cz
@LizwiNgubo-xh1cz Жыл бұрын
Mahle amagama kamongameli ubaba uhlabisa ngempela ungalisusa kanjani ulwandle bayede wena wendlovu silo somhlaba 🙏
@ZolaHange
@ZolaHange Жыл бұрын
Lilililililililililili Siyabonga ukuzwa lokho lingaphikiswa kanjani igama likaShenge ❤🎉❤🎉❤🎉❤
@siya2016
@siya2016 Жыл бұрын
Bayede Ndabezitha🙏
@mabekagladyssithole1693
@mabekagladyssithole1693 Жыл бұрын
Siyabonga kubaholi abamele iqiniso KwaZulu nase South Africa. Qhubekani baholi abaqotho nisekele ISILO NENDLUNKULU NGEQINISO. Sithi BAYEDE NDLULAMITHI MANA NJALO UFUDUMELE UNODONDOLO LWESIZWE NGABAHOLI ABAQOTHO❤
@mabekagladyssithole1693
@mabekagladyssithole1693 Жыл бұрын
SIYABONGA ISILO SETHU NGOKWAZISA INHLONIPHO❤. UZULU AKAQHUBEKE EHLONIPHA FUTHI AHLONIPHANE. BAYEDE WENA WENDLOVU ❤
@zweliniMqwebu6853
@zweliniMqwebu6853 Жыл бұрын
Kwaku nehubo elalithi "Bayeeeede Ngonyama" "abakwaaaaaaZulu abayishintshi inkosi owww Bayeeeede Nkosi" abakwaZulu abayishintshi inkosi '' sikuthanda unjalo wena KaBhejane
@EricGwebs-xh7qw
@EricGwebs-xh7qw Жыл бұрын
Wena weNdlovu Bayede 🖐️✋ God bless you on whatever battles you are facing
@sthembisogcwensa
@sthembisogcwensa Жыл бұрын
Awuh wakhuluma kahle ubaba wethu ,engathi inkosi ingamgcina nomndeni wakhe,syabonga 😊
@mandlakhemthiyane6
@mandlakhemthiyane6 Жыл бұрын
Bayede✋️ Singabakho baba wesizwe
@ThemebekileMkhize
@ThemebekileMkhize Жыл бұрын
@ princezulu, ngingumuntukazana nje kodwa amnandi amazwi aphuma kuwe ungibuyisela ithemba Bayede Ndabezitha singaxatshaniswa singuzulu songenwa amankengane, Bayede Ndabezitha mtwana ka Mdlokombane uBhejane phuma esiqiwini kade bekuvalele🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾❤️❤️❤️❤️
@bongekambatha5753
@bongekambatha5753 Жыл бұрын
Unogwaja ozikhundla khundla usithath asibeke😊😊
@ZolaHange
@ZolaHange Жыл бұрын
Nineqiniso IFP i will look at you with new eyes possibly vote for you in the coming Elections
@BusisiweMkhonza-i3l
@BusisiweMkhonza-i3l Жыл бұрын
Bayeeeeede Wenawendlovu❤️❤️❤️
@mandlambuyazi1706
@mandlambuyazi1706 Жыл бұрын
Singu Zulu..syathokoza uma isilo sisingethwe abaholi bangempela abanjengo Bulawayo !!
@muzimadela3077
@muzimadela3077 Жыл бұрын
Bayede hlanga lomhlabathi ndlulamighi bayede!!!!❤
@lwazimvangeli682
@lwazimvangeli682 Жыл бұрын
Ndabezitha 🙌
@noncebaluke9761
@noncebaluke9761 Жыл бұрын
I wish u all the blessings IFP❤
@nonozi4147
@nonozi4147 Жыл бұрын
He's looking good
@thandazileshezi-hb7xv
@thandazileshezi-hb7xv Жыл бұрын
Bayede Ndabezitha umuhle uma kuyicala angiboshwe
@phumzilengobese8228
@phumzilengobese8228 Жыл бұрын
Silo esikhulu🙌🙌🙌
@MapholobaMaps-rh6db
@MapholobaMaps-rh6db Жыл бұрын
Siyabonga 🙏 mfoka Hlabisa Precindent we IFP ukusekela Isilo samabandla amazwi akho Mahle kakhulu Siyabonga isizwe siyisizwe ngokuhlonipha ubukhosi baso
@SibonisoMthuli-bf7qj
@SibonisoMthuli-bf7qj Жыл бұрын
Ngiyabezwa bonke kodwa ngijahe ukuzwa indlulamithi
@alsonmbatha3844
@alsonmbatha3844 Жыл бұрын
Washo umtwana waKwaphindangene wathi nampa abantu bebulala indlunkulu wathike ngeke belunge lokhoke kuyohlala kunjalo Bayeeeeede wena weNdlovu baqoqe Ndabezitha ungabalahli bangabakho Ndaba.
@thembantuli7656
@thembantuli7656 Жыл бұрын
Beyede hlangalezwe🙏🏿
@SthaSithole
@SthaSithole Жыл бұрын
Ijaji ungwenya livelo obala, amahlathi aphelile...alichazele isizwe ukuthi lawenzani R41 million
@MapunaPuna
@MapunaPuna Жыл бұрын
@ZimpiMahlasela
@ZimpiMahlasela Жыл бұрын
Uyithathaphi lento oyishoyo
@nonkululekogwala6946
@nonkululekogwala6946 Жыл бұрын
Wena welembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha sizukulwane sokhokho bakazulu Bayede esakho lesi sihlalo
@ayandanyaweni9240
@ayandanyaweni9240 Жыл бұрын
Bayedeeee 🙌
@smdlamini9279
@smdlamini9279 Жыл бұрын
Hlanga lomhlabathi🔥🦁👏
@slomontathelinxumalo6701
@slomontathelinxumalo6701 Жыл бұрын
Bayede Ndabezitha Hlanga lomhlabathi
@nombusomajozi6193
@nombusomajozi6193 Жыл бұрын
Siyabonga lawomazwi mholi enzaushenge alale ngokuthul
@mandlenkosilucky9005
@mandlenkosilucky9005 Жыл бұрын
Kwakumele akwenze lokho esaphila uShenge
@ufw.nhlanhla
@ufw.nhlanhla Жыл бұрын
Siyathokoza Bayede
@michaelmbetse340
@michaelmbetse340 Жыл бұрын
Ukube undlovukazi akamemukelanga emzini wakenu lo khanda shisa lo ngabe awukho lombhedo lo, phoke wenza ubuntu kanti sekalola isikhali for izingane zakhe umntana ka Bhuza. Yonke into eyenzakalako phansi komthunzi welanga inesizathu. Kuningi nje esikufundako kodwa ke. Zulu omhle kakhulu. Bayede wena wendlovu. Khula hlangalezwe.
@WeltonMzila-nd5hi
@WeltonMzila-nd5hi Жыл бұрын
Bayede wena wendlovu
@mthulisenicele886
@mthulisenicele886 Жыл бұрын
❤❤❤hlangalezwe
@kamaveetv
@kamaveetv Жыл бұрын
Bayede khona impela lokhu okuwufesibhukhu kuyeqhatha ngangezwe😂😂😂
@siphovilakazi6117
@siphovilakazi6117 Жыл бұрын
Indlulamithi ibukeka njenge silo uCetshwayo ebusweni.
@lizwimchunu7234
@lizwimchunu7234 Жыл бұрын
Bayede 🙌🏿🙌🏿🙌🏿
@DennisMasango
@DennisMasango Жыл бұрын
Phakama Ndabezitha, uma uNkulunkulu evumile ngubani ozothi umelana nohlelo luka Simakade. All enemies to the King shall bow. 'Bazoze bathi bhuti ngodli'.
@ThandiNdlovu-q1k
@ThandiNdlovu-q1k Жыл бұрын
Uwena ongenasithunzi. Ongangezwe lakhe ufana neSilo uCetshwayo
@bhekumusabongathamsanqamkh5742
@bhekumusabongathamsanqamkh5742 Жыл бұрын
Bayede,impela insimbi mayiqine kakhulu kunakuqala
@MabeeNzuza
@MabeeNzuza Жыл бұрын
Bayede zuleliphezulu 🫡💪💯
@ayandadums2007
@ayandadums2007 Жыл бұрын
Bathe silo wena ufuna u 100 million ukuze wehle esihlalweni kusho omakhelwane.
@nonhlanhlaxaba6687
@nonhlanhlaxaba6687 Жыл бұрын
Silo esikhulu 🙌🙋
@jabubuthelezi7847
@jabubuthelezi7847 Жыл бұрын
Bayed🙌
@NtokozoPearlKhaula-et3vi
@NtokozoPearlKhaula-et3vi Жыл бұрын
Bayethe Ndabezitha🇿🇦
@KaNeneSithole-kj8hw
@KaNeneSithole-kj8hw Жыл бұрын
Bulawayo syathokoza uma sekusondela nina endlunkulu syethemba ngani uNkulunkulu uzolibuyisa lelizwe futhi syamethemba kakhulu . akekho ongazi ukuthi ubukhosi besizwe samazulu balwelwa kakhulu yiqembu ifp sithule syabuka namhlanje sekungathi yinto eya yithokozelwa yiwo wonk umuntu futhi sithule syabuka namhlanje sekungathi ubukhosi besizwe samazulu obemali mali or no mali ubukhosi babukhona abanemali abahambe nemali yabo basishiye nobukhosi besizwe samazulu
@phumlamazibuko3003
@phumlamazibuko3003 Жыл бұрын
UZULU KAMALANDELA👋👋
@slomontathelinxumalo6701
@slomontathelinxumalo6701 Жыл бұрын
Sihamba nawe Bayede
@BabhekileMdlalose
@BabhekileMdlalose Жыл бұрын
Bayede wena weNdlovu!!!! Siyakweseka....Phambili nge IFP Phambili!
@SfisoXulu-bl8fy
@SfisoXulu-bl8fy Жыл бұрын
Kuyakhulunywa and bathanda kushutha
@zuziwedlamini2099
@zuziwedlamini2099 Жыл бұрын
Bayede Wena weNdlovu
@ThemebekileMkhize
@ThemebekileMkhize Жыл бұрын
ungalususa kanjani ulwandle endaweni yalo
@khumbulaningcobo3210
@khumbulaningcobo3210 Жыл бұрын
isound ayikho mfethu kwenzenjani
@BullePitso
@BullePitso Жыл бұрын
Ii❤❤isilo
@atinimyataza1961
@atinimyataza1961 Жыл бұрын
Aw kodwa ulambile futhi uyozela uMadlamini 😅🤣🤣
@sibusisotonight6217
@sibusisotonight6217 Жыл бұрын
Yesekele igama lakho Silo nobukhosi bakho
@SobhoLeMfino_2023
@SobhoLeMfino_2023 Жыл бұрын
Ey baze baBahle aBantu beSlisa we Jesu! 🙆🙆🙆...Bahle "BONKE"...Bahle Sengathi bayagcina... SengiConsa ngish'aMathe... 😋
@SONNYBOYNONTOKOZO
@SONNYBOYNONTOKOZO Жыл бұрын
SIYABONGA KAKHULU HLABISA LAMAZWI AHLAKANIPHILE
@angelmbatha1684
@angelmbatha1684 Жыл бұрын
Isono bakithi ngesilo sethu
@MapholobaMaps-rh6db
@MapholobaMaps-rh6db Жыл бұрын
Ngiyazi ku social media ezinye izinto ezikhulunywa khona ziyahlambalaza uqinisile ungangezwe lakhe kukhulunywa nokungesilo iqiniso 🤞 nenhlonipho ibuye ingabikhona
@hlengiwembambo3572
@hlengiwembambo3572 Жыл бұрын
I think sengilitholile iqembu engizolivotela.
@MandlaMandlaI
@MandlaMandlaI Жыл бұрын
Bayeeeeede , Bayeeeeede Bayeeeeeede !!!
@siyabongandlela4333
@siyabongandlela4333 Жыл бұрын
Lamadoda ayazwana nendlu yengwenya!
@UbukaOnline
@UbukaOnline Жыл бұрын
Yababona nje bafo akudlalwa abaswenki ngeza rallie 🤣🤣
@zandilerejoice4857
@zandilerejoice4857 Жыл бұрын
Amaqhatha nzipho
@zodwasonjica7265
@zodwasonjica7265 Жыл бұрын
Phambili silosamabandla
@siyabongadube1063
@siyabongadube1063 Жыл бұрын
Ngayithanda lenkulumo kababa uHlabisa
@MoyaneLuca
@MoyaneLuca Жыл бұрын
Ungenaphi ufcbk khuluma ngobukhosi nsizwe
@VelaphiMazibuko-z3h
@VelaphiMazibuko-z3h Жыл бұрын
Yini umsebenzi walomuntunabantu bayalwa akalamuli but uhlezi athola imali wake wasizabani ngishonesodwa esalukazi akasiza asikho
@daphneyhazel285
@daphneyhazel285 Жыл бұрын
Ndlulamithi bayede
@nonhlanhlamarcia5999
@nonhlanhlamarcia5999 Жыл бұрын
😂😂😂mcm
@bibo5649
@bibo5649 Жыл бұрын
Ndabezitha awabutho awaphathe izobhamu lento yamawisa iyosibulalosa mase sithatha umhlaba
@nduduzongcobo9600
@nduduzongcobo9600 Жыл бұрын
Bayethe
@feliciadlamini7185
@feliciadlamini7185 Жыл бұрын
Emanga😅
@TobiasLucky
@TobiasLucky Жыл бұрын
Bayede
@simlindilekubalo1235
@simlindilekubalo1235 Жыл бұрын
Idla amakhubalo afanele manje ngonyama
@ZamangweZwane-w5t
@ZamangweZwane-w5t Жыл бұрын
Inamandla
@mazet5732
@mazet5732 Жыл бұрын
Kuyini ukotha iSilo or kusuke kwenziwani ?
@siyabongandlela4333
@siyabongandlela4333 Жыл бұрын
Ay ukudlala ngenkotha nje!
@Mjabuliseni-i7q
@Mjabuliseni-i7q Жыл бұрын
Ukusivakashela ngezinxoxo thizeni, ezingezimbi kodwa
@UbukaOnline
@UbukaOnline Жыл бұрын
Ulimu lokuhlonipha ngoba phela ngeke usivakashele akusiyena umngani wabantu kodwa uma kudlalwa ngolimu siyothiwa
@khethazulu1905
@khethazulu1905 Жыл бұрын
Ukusibona cc ngamhlo
@mazet5732
@mazet5732 Жыл бұрын
Ngyabonga kakhulu ngezimpendulo ngyathoba guys
@Wethemba
@Wethemba Жыл бұрын
Why inkulumo yaZuzifa inqanyuliwe bafethu? Kunganjani amaVideo siwathenge ukuze sizothola wonke amazwi aqoshiwe? Kungancono lokho kunokunqanyulwa kwenkulumo. Umbono nje
@sibomchunu4867
@sibomchunu4867 Жыл бұрын
Bayede Hlanga Lomhlabathi Singabakho siyavuma siyalubona ugcobo lwemvelo inhlonipho nobuhlakani ungasuki Kuye ungu Alpha no Omega Amen
@bhekisibiya917
@bhekisibiya917 Жыл бұрын
But if the king is surrounded by people of a specific age group then how he's going to be diverse in his thinking
@ephyshadi4418
@ephyshadi4418 Жыл бұрын
BAYEDE
@phindilelorrainemdlalose6508
@phindilelorrainemdlalose6508 Жыл бұрын
😂😂😂😂
@sethabilenxele8580
@sethabilenxele8580 Жыл бұрын
Waze wakhuluma kahle ubaba uHlabisa.
@fikilemagwaza6231
@fikilemagwaza6231 Жыл бұрын
Unamanga uwudonti wena uzobulala culture yakwazulu wena nalezima Zama shiff sezibona sengathi uyikosi hamba uyodakwa sidakwa ndini
@Mjabuliseni-i7q
@Mjabuliseni-i7q Жыл бұрын
Selingathengwa ibhokisi, you are already dead
@UbukaOnline
@UbukaOnline Жыл бұрын
Kazi wena uyofa ungcwatshwe kokabani umhlaba uma uthuka umnikazi wenhlabathi mina ngisezweni le Ngonyama Obuka
@zweliniMqwebu6853
@zweliniMqwebu6853 Жыл бұрын
😂😂 thina siwuZulu kwaduma izintaba nemfula sikhuza uBayede kwaKhangela ayy leyenu inkosi kasofa enayigcoba nibawu 5
@njabulomyeni8514
@njabulomyeni8514 Жыл бұрын
Kuyathusa ukuzwa umzulu ekhuluma kanje uyogana nenja wena ngeke uyithole indoda usasangene lanje ekhanda
@nhlanhlamanatha8799
@nhlanhlamanatha8799 Жыл бұрын
Shame on u ngoba Wena awunawo amaphutha you are a perfectionist that's why u say akahambe ayodakwa
@SmangoChristopher
@SmangoChristopher Жыл бұрын
Akanasithuzi lobayede wenu
@bonganibhebhe6318
@bonganibhebhe6318 Жыл бұрын
Kanjani?
@mageba7
@mageba7 Жыл бұрын
Udakiwe-ke wena
@SmangoChristopher
@SmangoChristopher Жыл бұрын
Ok bakithi manithi unaso kuphi eshibhini
@lwazimvangeli682
@lwazimvangeli682 Жыл бұрын
Mxm uphambene wena shame
@SmangoChristopher
@SmangoChristopher Жыл бұрын
@@lwazimvangeli682 ok sbonge but sizobona ayikho lento kaba yende 4 what fuseg
@MapunaPuna
@MapunaPuna Жыл бұрын
Bayede 🙌
@happymalinga2739
@happymalinga2739 Жыл бұрын
Bayede wena wendlovu
Cutting Edge | Shenge: 25 October 2022
24:18
SABC News
Рет қаралды 45 М.
Queen Mantfombi Dlamini Zulu | Reading of Her Majesty's will
45:33
If people acted like cats 🙀😹 LeoNata family #shorts
00:22
LeoNata Family
Рет қаралды 43 МЛН
路飞做的坏事被拆穿了 #路飞#海贼王
00:41
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 26 МЛН
So Cute 🥰 who is better?
00:15
dednahype
Рет қаралды 18 МЛН
Prince Misuzulu enters with Amabutho
23:25
eNCA
Рет қаралды 669 М.
#KingMisuzuluKaZwelithini in conversation with Ziyanda Ngcobo
24:04
Newzroom Afrika
Рет қаралды 430 М.
Ukhozi FM TV: Professor VVO Mkhize
1:04:21
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 29 М.
UMLANDO OPHELELE NGENKOSI : MISUZULU ZULU
15:15
Nhlaka Production
Рет қаралды 154 М.
If people acted like cats 🙀😹 LeoNata family #shorts
00:22
LeoNata Family
Рет қаралды 43 МЛН