isiqumama sendiya ngacela uR2 wathi uzonginika imali eningi angimnike ididi🍑😭Ep 2

  Рет қаралды 198,867

Mkhanyakude TV 01

Mkhanyakude TV 01

Күн бұрын

Пікірлер: 464
@ZandileMkwanazi-cl6mv
@ZandileMkwanazi-cl6mv 5 ай бұрын
You can still change your life you are a beautiful soul😊😊😊 I pray you find help soon
@NonhlanhlaNxumalo-f3q
@NonhlanhlaNxumalo-f3q 5 ай бұрын
Aze amahle ma comments abantu nkosi ngathi ngaphumelelisa 🙏🙏
@kwanelelwandle2800
@kwanelelwandle2800 4 ай бұрын
Udinga usizo lobhuti, asingenelele bafethu ❤umuntu umuntu ngabantu ❤
@mkhanyakudetv01
@mkhanyakudetv01 4 ай бұрын
Kunjalo bafwe 🤞
@ntofontofo6819
@ntofontofo6819 5 ай бұрын
Awu umuhle Ntuthuko kodwa ufunani emgwaqeni mfana wami akusize uJehova uphumelapho
@noncebamthembu4415
@noncebamthembu4415 5 ай бұрын
Uyabonakala ukuthi abazali bakhe bahle nje ngaye😮
@malebtop9720
@malebtop9720 4 ай бұрын
@ntofontofo6819 yazin and very intelligent aaai Kuya dabukisa
@thembilebophela5130
@thembilebophela5130 4 ай бұрын
E​@@malebtop9720
@samuzwane9481
@samuzwane9481 5 ай бұрын
Ubuhlakani obu la Nkulunkulu wami ngenelela baba😢 safa saphela isizwe esimnyama
@thandazileabigail7881
@thandazileabigail7881 5 ай бұрын
Nkosi Jesu khumbula abantwana bethu😢😢💔💔 you're handsome mfana wami sengathi ungasizakala uphume kulokhu kubhema izdakamizw
@SphathokuhleGumede
@SphathokuhleGumede 5 ай бұрын
This man is more intelligent than he knows
@thandigumede3864
@thandigumede3864 4 ай бұрын
Muhle futhi unobuchule ne discipline. Akabuyele ekhaya nje
@KhululekaniMathebula
@KhululekaniMathebula 4 ай бұрын
Ngicela omama bavikele izingane zabafana umhlaba uphila abantu nezilwane ezibizwa ngabantu.
@OkuhleKhanyile-y7z
@OkuhleKhanyile-y7z 5 ай бұрын
Ufuna induku wena Bheka leslungu esingaka ngaba usetohweni or eskoleni zama indlela yokucela usizo uyeke lento umuhle kabi for lezinto
@mandydust379
@mandydust379 4 ай бұрын
As if lowo msebenzi utholakala lula
@malebtop9720
@malebtop9720 4 ай бұрын
@@mandydust379 tue darly bangakhi a ba se makhoneni bashiwe amajazi ku wardrobe
@sizwenzayo9086
@sizwenzayo9086 4 ай бұрын
Futhi uku thetha isilungu ayo job guarantee leyo, hey usmart lomfana futhi uya thandeka
@MamaYasin
@MamaYasin 5 ай бұрын
Waze wamuhle umfana, nesngisi sakhe.. Ey impilo..
@amandusmakhanya9289
@amandusmakhanya9289 4 ай бұрын
Izimo ezifana nalesi zibiza ukuba sihlangane sisize intsha yethu....
@malebtop9720
@malebtop9720 4 ай бұрын
@MamaYasin heeey ngoba ikusasa alaziwa
@mvuzowenkosimaq646
@mvuzowenkosimaq646 5 ай бұрын
Lapho he looks handsome 😢😢n smart yhoo lama drugs
@NolundiNyangule
@NolundiNyangule 5 ай бұрын
Exactly
@mbonenintombela3124
@mbonenintombela3124 5 ай бұрын
I want to help him...
@mkhanyakudetv01
@mkhanyakudetv01 5 ай бұрын
Uma unosizo mfwethu singaxhumana lomfana usemcana kakhulu
@SibongileGwelana-yd6rl
@SibongileGwelana-yd6rl 5 ай бұрын
U do helpguy thát will open your gate for success
@GivenNtimba
@GivenNtimba 5 ай бұрын
Please help this guy please
@thobekilendawonde6154
@thobekilendawonde6154 5 ай бұрын
11
@pamelaphungula5175
@pamelaphungula5175 Ай бұрын
God bless you
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 5 ай бұрын
I wish we elect responsible leaders on 29 May. Ngaze ngasithanda isinqumo nesibindi salomfana nokumela ubudoda bakhe angavumeli izikhohlakali zisebenzise inhlupheko yakhe ukuzuza okwazo
@Philsande868
@Philsande868 5 ай бұрын
Ngikuzwa kahle mina
@agripanhlumayo4508
@agripanhlumayo4508 5 ай бұрын
Lomfana ufundile uhlakaniphile..God help him 🙏
@thembiencube-s2u
@thembiencube-s2u 5 ай бұрын
Puma kudakamizwa my sweet boy plz
@NtombizaneleToli-b9k
@NtombizaneleToli-b9k 5 ай бұрын
Kuyoze kubenini sihlalele abokufika bebulala Intsha yethu hini ubugwala obungaka ma South afrika
@Thandekamanzie
@Thandekamanzie 4 ай бұрын
And ubugwala inkinga yethu kulelizwe, sibaningi ukuwadlula lamazizimbane. If kungase kuvukwe nje one-day kwenziwe njengoba kwenziwa ngosuku lwelooting siwakhiphe one by one siwakhombe indlela axoshwe ilokishi nelokishi kunganepeace
@skhumbuzomakhoba8822
@skhumbuzomakhoba8822 4 ай бұрын
Nkinga uhulumeni bafowethu yabavikela.
@NYANGA75
@NYANGA75 4 ай бұрын
Crc kunje nje yibo labo bokufika nalamadrugs abo
@urbansangoma
@urbansangoma 5 ай бұрын
Amehlo akho axoxa ukuthi unamandla
@mcsiemtetua-ki3dh
@mcsiemtetua-ki3dh 5 ай бұрын
I like this guy He's smart
@nomthandazoradebe6481
@nomthandazoradebe6481 5 ай бұрын
Akasemuhle Jehova ngyamkhulekela musize aphume kolobugqila no
@DominicaNtombiButhelezi
@DominicaNtombiButhelezi 2 ай бұрын
Lengane eyaseMabhokweni umawayo uyiphoyisa
@florenciolourencobuvane3786
@florenciolourencobuvane3786 4 ай бұрын
This guy it's very clever one day he will surprise people he went to the street just for experience God is power full he will be back to normal life.
@thandokuhleshongwe2440
@thandokuhleshongwe2440 4 ай бұрын
He's smart The English is good
@triston9618
@triston9618 5 ай бұрын
Kodwa lomfana nkosi yami, uJehova akusize bhuti, akusekuhle kanje Jesu. I hope aluthole usizo empilweni.
@sibongiseniinnocent3417
@sibongiseniinnocent3417 5 ай бұрын
Aybo nami nginaka leyonto bakithi,kuyathandeks nje sengathi iNkosi ingamsiza
@nsilayenja
@nsilayenja 4 ай бұрын
@@sibongiseniinnocent3417 @triston9618 mtholeno phela nimfakise isandla ephentini
@Mummy-o6o
@Mummy-o6o 4 ай бұрын
Hawu kube ngangazi ukuthi kanti such an innocent soul ngingizo vuma angiphathise I mpahla yami Ngambona city view shopping centre wa Cela ukungisiza. God forgive me 🙏
@lethunhlabathi9467
@lethunhlabathi9467 5 ай бұрын
Handsome & intelligent what happened
@enhlemthethwa3738
@enhlemthethwa3738 5 ай бұрын
Shame bhuti,i pray for you..
@Azania-51
@Azania-51 5 ай бұрын
Cela sisize lobhut uqaqile ekhanda nkosi yami ❤❤❤❤😊
@umadumawangempela6098
@umadumawangempela6098 5 ай бұрын
They don't want to be helped these ones if you try it be ready to loose a lot of money and things in your house inkinga ama drugs lawa, abawadlayo so nje noku sebenza, abakufuni basebenza u 1 hour bese afune u R30 in the next hour bafuna u R50 so nje they are annoying
@BonganiTwala-o9x
@BonganiTwala-o9x 5 ай бұрын
Nawu umsebenzi we ANC , ayiphume emandleni
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 5 ай бұрын
Kungene yiphi kulawa angaka?
@ikwindlaproperties-xv3bi
@ikwindlaproperties-xv3bi 5 ай бұрын
ANC has really destroyed the youth of South Africa. Something serious needs to be done about this situation.
@mkhanyakudetv01
@mkhanyakudetv01 5 ай бұрын
Ash💔💔
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 5 ай бұрын
We just need to vote them out.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 5 ай бұрын
​@@24sevenrecords51And which party we must vote them in?
@NtombiKhuboni
@NtombiKhuboni 5 ай бұрын
Bathunywa ANC yn iyabafonela noma yenzimbizo Musa nje kuzudude umuntu enza umsangano yey😢
@kennethdube3755
@kennethdube3755 5 ай бұрын
Nigerian not ANC
@xoliswaradebe8401
@xoliswaradebe8401 4 ай бұрын
Waze wahlakanipha umfana 😮
@knowledgeqnsibande1528
@knowledgeqnsibande1528 5 ай бұрын
Ukuthwala lokhu kwalabantu abanemali, lezinto zabo ziletha imali kubo uma i contract yabo ithi abalale nama para/ namanye amadoda. Its a cult.
@ntokozosibonelo6530
@ntokozosibonelo6530 5 ай бұрын
Uthwele lowo nx wasefuna ukumosha wena ngalamanyala abo nx yazi ngazizwa ngicasuka
@ntokozozoza4561
@ntokozozoza4561 5 ай бұрын
Kodwa boy yiniiiii uhlakaniphile nje why distroy yourself mara i pray for you Ntuthuko change my biy zama you can do it
@ThabiIdah
@ThabiIdah 5 ай бұрын
Ngenelela Simakade empilweni ka Ntuthuke good lucky boy
@ericmasuku2361
@ericmasuku2361 5 ай бұрын
Ngathi lomfethu angasizakala,uphathiswe izinto ezinkulu ezingasiza nabanye.
@enhlemthethwa3738
@enhlemthethwa3738 5 ай бұрын
The interviewer is so polite,i like the show..
@buhlemntimandze3455
@buhlemntimandze3455 4 ай бұрын
Inkinga ukuthi ave bekhuluma kamnandi uze uthembe kanti uthi usuka nje uhamba ane enza.same mxim.usafunani la goduka n umdala.3 wezingane kazi zithini uma zibona levideo
@kamaveetv
@kamaveetv 5 ай бұрын
Awu nkosiyami yaze yadabukisa lentwana😢😢
@nomusathembekile9320
@nomusathembekile9320 5 ай бұрын
Kodwa Ntuthuko yonke into oyishoyo inomqondo njeee futh uhlakaniphile nkosiyam.nkosi ngenelela empilwen yakhe usengashitsha abuyele esimweni Abe okuthile abuye Abe yusiszo emphakathini
@LindaKubheka-fm8dz
@LindaKubheka-fm8dz 2 ай бұрын
Ngoba uhlakaniphile pho kwalaphi ukuthi wenze into e right mfo.
@LindiweMkhize-jw4fn
@LindiweMkhize-jw4fn 5 ай бұрын
Ngenelela Jehova kulomphefumulo uphume kulento
@sibongileviolet887
@sibongileviolet887 5 ай бұрын
Kodwa Jehova, inhlakanipho ekuye😢I blame ANC 4 bringing foreigners in our country, ngathi ungasizakala🙏
@MandlakheMncwabe-xz9xe
@MandlakheMncwabe-xz9xe 5 ай бұрын
😢😢😢
@AffectionateGazingIguana-tx1gj
@AffectionateGazingIguana-tx1gj 5 ай бұрын
Inkinga yithi ngoba siyayibuyisela futhi leANC esibulalela iyngane zethu ezabo ziphesheya ezethu zidla iwunga 😢😭😭😭😭
@Mhlonishwa-c9q
@Mhlonishwa-c9q 5 ай бұрын
Yey
@Mhlonishwa-c9q
@Mhlonishwa-c9q 5 ай бұрын
@@kheswa19 uyanhlanhlatha kakhulu muntwakithi ukuba nemali komuntu akusho inhlakanippho kepha kusho ukuba semseni nasenhlanhleni. Kanti nokungabinamali akusho ubuthutha nobulima. Kunabantu abaningi esibaziyo abahlakaniphile futhi abahlakaniphe okwedlula abanemali briefly inkulumo yakho igcwala inhlabathi uma uthi abahlakaniphile banemali ngoba kusanokwenzeka ube nenhlanhla yemali kodwa uncishwe inhlakanipho kwenzeke futhi uphiwe inhlakanipho uncishwe imali kwenzeke futhi ukuphiwe konke.
@kheswa19
@kheswa19 5 ай бұрын
​@@Mhlonishwa-c9qngyabonga qhawe lakithi. Ngithi
@thandigumede3864
@thandigumede3864 4 ай бұрын
A real Zulu man ❤❤❤❤
@BlaqEmpire2023
@BlaqEmpire2023 4 ай бұрын
He doesn't look Zulu....mix
@siyabongamavuso8088
@siyabongamavuso8088 5 ай бұрын
Nd uzoyibuyisa I testimony 🤞🤞🤞
@siphesihlembotho94
@siphesihlembotho94 4 ай бұрын
Usanga lungiseka bakithi lona akukho kubi kakhulu 😔
@NtobekoMtshali
@NtobekoMtshali 3 ай бұрын
UNkulunkulu akusize mfana wami 🙏😭
@MakhobaTM
@MakhobaTM 5 ай бұрын
iNkosi isikusindisile nsizwa yakithi. Amen🙏🏿
@patrikhumalo6737
@patrikhumalo6737 4 ай бұрын
Sho saba u Sathane Nkosi yami 😢kodwa uzosizakala bhuti ithemba alibulali
@mbalirose9896
@mbalirose9896 2 ай бұрын
Such a brilliant young man, ngenelela jehova kulesimo sempilo yakhe 🙌🙏
@SimphiweFortunate-l8w
@SimphiweFortunate-l8w 4 ай бұрын
We boy uthixo akusize uphume kulento, umuhle, uhlakaniphile awushodi, futhi uphume kubangani abangekho ryt.
@ZibuyileKhwela
@ZibuyileKhwela 4 ай бұрын
Ngifisa kuvuke amadoda ango 1949. Hhay laba abajaha ukusibulala
@gugumpanza3665
@gugumpanza3665 5 ай бұрын
🤦‍♀️😢ew bakithi, usalungile lomntwana and usangalungiseka nkosyami, ey kunzima.
@skhumbuzonkabinde1060
@skhumbuzonkabinde1060 5 ай бұрын
Uqinisile yazi❤
@SimangeleSibiya-l9r
@SimangeleSibiya-l9r 4 ай бұрын
Ntuthuko buyela ekhaya awumuhle kanje boi
@slindilevictoriangubane4085
@slindilevictoriangubane4085 5 ай бұрын
Kwaz kwanzim mawakh usakhal waz wadel.nkos yam buyel khay mfan usangalung cabang sad lakh
@ntlakaniphomdube8282
@ntlakaniphomdube8282 2 ай бұрын
Recently saw him la eMabhokweni and he looks good, hopefully he is in recovery 🙌🏾
@mkhanyakudetv01
@mkhanyakudetv01 2 ай бұрын
🙏🙏
@NokubongaXulu-qv9ts
@NokubongaXulu-qv9ts 5 ай бұрын
Kwaze kwanzim emzansi
@BabaDlamini71
@BabaDlamini71 5 ай бұрын
Idlozi lako kwedini lisibonisa impilo efuna nje wena uzitintithe kuba ngendlela othetha ngayo noko intliziyo yako isenalo uvelo nokucabanga nokuzazi apo ubuyakona kudingeka nje uzifune mfowam uba ufunani ebomini just ubhekane nempilo yako njwale ndikufisela okuhle kehle nempilo
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 5 ай бұрын
Idlozi libasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje njengawo amadlozi?
@BabaDlamini71
@BabaDlamini71 5 ай бұрын
Ujulile kehle lam umbuzo wako from my comment ngeke sicede ndibambe direct ecaleni
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 5 ай бұрын
@@BabaDlamini71 Uyangibalekela babaDlamini 😭, umuntu osefile uphila kanjani kanti usefile babaDlamini?
@BabaDlamini71
@BabaDlamini71 5 ай бұрын
Ndite ndibambe ecaleni andibaleki izobande explanation cos funeke ndikubuze imibuzo ethile ze sizovana not ku public
@makho3397
@makho3397 4 ай бұрын
What a brilliant guy😭😭😭😭
@SandileNzama-n8b
@SandileNzama-n8b 5 ай бұрын
Ntuthuko you are brilliant ndoda udinga usizo nje mfowethu uhlakaniphile kakhulu
@angelbungane2987
@angelbungane2987 4 ай бұрын
Ninjani,Mina ngingu Angel igama lami,ngicela ukusiza lomntwana,uNtuthuko.Nginawo Amanda okumsiza,ngiphinde ngidlulele kwabanye ngosizo lwakhe.
@mkhanyakudetv01
@mkhanyakudetv01 4 ай бұрын
0661188601
@mkhanyakudetv01
@mkhanyakudetv01 4 ай бұрын
Sisi you welcome 0661188601 whattapp
@andilendlovu2025ndlovu
@andilendlovu2025ndlovu Ай бұрын
Self-determination. Akekho okhomba umuntu ngesbhamu. Usuke wazi uzifaphi mungena ezudakamizwen
@skhumbuzomzimela8564
@skhumbuzomzimela8564 4 ай бұрын
Mfowethu yaze yabuhlungu inhliziyo yami uma usebensisa leligama lePhara.... UNkuluX2 uzokukhumbula.
@thandigumede3864
@thandigumede3864 4 ай бұрын
Hayibo mfana vele ugoduke umgwaqo akuyona indawo yakho..unomqondo uphusile, ukhuluma kuzwakale
@smonzamanci3305
@smonzamanci3305 5 ай бұрын
Umina owabone kuqala lawomakani omunye avele athi mina ngiwathinte kuqala😂😂😂
@mkhanyakudetv01
@mkhanyakudetv01 5 ай бұрын
😂😂
@CctvkznSecurity
@CctvkznSecurity 5 ай бұрын
This guy is amazing and has wisdom
@ThandaNonhle
@ThandaNonhle 2 ай бұрын
Mmmh akasemuhle ubhuty kosiyami ukube nginosizo bengizokwenza manje anginalutho into nje engayenza ukumthandazisa ❤❤
@KhanyisaniNciweni
@KhanyisaniNciweni 5 ай бұрын
Ohhhh bakuthu lomfana yhinina nkosi yam thelela thixo buya ndoda wamkelekile yiyeke mntanam
@joycemoyikwa8601
@joycemoyikwa8601 4 ай бұрын
Ameni mfanawam phuma kulodoty
@gxobinjasambemntungwa9694
@gxobinjasambemntungwa9694 4 ай бұрын
Musani ukubhema izinto eningazazi bese nikhomba uhulumeni ngomunwe kanti emithathu ibheke nina... smoking drugs is your CHOICE nobody i REPEAT NOBODY is forcing you...take responsibility stop pointing fingers ngisho nina kuma comments..nizongixolela ngokukhuluma iqiniso ngoba siyazi sonke ukuthi liyababa.
@thulanimaxwelldladla3566
@thulanimaxwelldladla3566 Ай бұрын
Kodwa Ntuthuko awusakhulumi into esile yini kodwa. Yaze wangakfanela iwunga yho
@puritynzimande1157
@puritynzimande1157 4 ай бұрын
Young and smart
@Jozini_AOG
@Jozini_AOG 4 ай бұрын
So they do have amakhaya.
@umadumawangempela6098
@umadumawangempela6098 5 ай бұрын
Youth of ANC what, a, disgrace just now they will vote for R350 a month which means they make 21000 in 5 years.... that's not even anyone's salary in South Africa per annum they will keep sucking izihlama zqmandiya ngoba they don't want change... Who even asked him
@KhulileLengisi
@KhulileLengisi 4 ай бұрын
He's super Smart this one 🤞
@Nomasonto-jx7vd
@Nomasonto-jx7vd 3 ай бұрын
Eyi nkosyam ngaze ngakthanda ntuthuko wena usengashitsha kulendawo okuyo ubuyele smeni
@ThamiMkhize-v9q
@ThamiMkhize-v9q 4 ай бұрын
What went wrong my boy kubukeka kungathi usangalungiseka ngimufisela inhlanhla
@OyenaTyolo
@OyenaTyolo 4 ай бұрын
Yi type yam le khanibize umntu wam nimkhombise ndingapha
@mkhanyakudetv01
@mkhanyakudetv01 4 ай бұрын
😂
@sibusisontsele8169
@sibusisontsele8169 2 ай бұрын
Angeke sikubeke amabala goba asazi imuva lakho kodwa ke God uyazi ngawe and ukubhekile mase kumele uphume kulendawo uyokususa ngoba icebolakhe alingevinjwe.
@claudiamakhathini7515
@claudiamakhathini7515 4 ай бұрын
Uhlakaniphile njena...mina ngicela uybhemel ekhaya lento,uthole nokwisa itohho
@senzokhumalo3452
@senzokhumalo3452 4 ай бұрын
He still can redeem himself - he does need assistance though. I wish him all the best, he is a smart guy who got trapped by these evil drugs. May God be with him - 🙏🏼
@civilitymtshali3908
@civilitymtshali3908 4 ай бұрын
He is so handsome and is well spoken.He went to school
@SmangeleKhuzwayo-x3x
@SmangeleKhuzwayo-x3x 4 ай бұрын
Unengqondo nje lona bakithi akanikwe isizo usengaphila fty
@ReginaPhale
@ReginaPhale 3 ай бұрын
Sisize Nkosi yami. Engathi ungathola umsebenzi😢
@SEBEMDLILE
@SEBEMDLILE 2 ай бұрын
Lomjita uhlakaniphile wabhayziswa impilo nje kuzomele athole izmpepha ze Security Lento athi ufisa kuyenza uzoyenza maye off or if ese livin
@FikileVumisa
@FikileVumisa 5 ай бұрын
Ngathi angasizakala aphume kuzidakamizwa ngiyamzonda umuntu owafika namadrugs
@NomvuseleloNkomo
@NomvuseleloNkomo 4 ай бұрын
Ama Kwerekwere alethwa u ANC asiqedile isizwe sethu besebethi abantu abangazi lutho We all Africans , nxm
@manq3727
@manq3727 4 ай бұрын
Vote for anything except the ANC..
@bonginkosishabangu5497
@bonginkosishabangu5497 5 ай бұрын
Ubukeka u clean nje
@millicentncamisileshezi
@millicentncamisileshezi 3 ай бұрын
Awu kodwa Ntuthuko bakithi angathi ungasizakala mfe2
@nomasontokhumalo1769
@nomasontokhumalo1769 3 ай бұрын
Uhulumeni unezinsiza zonke nemali, uma ubethanda angawaqeda amadrugs angaphela namaphara izwe libuyele esimweni esiclean
@NomvuseleloNkomo
@NomvuseleloNkomo 4 ай бұрын
Why nibukisa kanje ngesizwe esimnyama kodwa?Senifana nse nezilwane awugoduki ngani nxm
@PhindileMadi
@PhindileMadi 4 ай бұрын
Ngiyafisa sengathi ungalthola uusizo mfana wami umuhle uhakanphile
@sithabisonelly5141
@sithabisonelly5141 5 ай бұрын
I'm not a politician or anything but i don't understand why people blame ANC WHY??? For things lik dis how ??
@mkhanyakudetv01
@mkhanyakudetv01 5 ай бұрын
Iphutha liyenzeka kubantu siyabaxolisela laba aphawula ngokufaka izinhlangano zempolitiki 🙏🙏
@skhumbuzomakhoba8822
@skhumbuzomakhoba8822 4 ай бұрын
Ngokwami ukubuka they blame the Anc as governing party for their policy when we talk about borders not been looked into crime illegal immigrants who can be blame according to u for me is the government that runs the country.
@nompumeleloXhoko
@nompumeleloXhoko 4 ай бұрын
Angwuzwa kwambuzo wakho ukuthi uqonde ukthini mhlasimbe nirich kakhulu kini yikho ungaliboni iphutha LA Anc
@ssgmd193
@ssgmd193 4 ай бұрын
We blame ANC because of nepotism, you employ your girlfriends n relatives
@sanelemwelase
@sanelemwelase 4 ай бұрын
Ama drugs athengiswa abantu or are distributed by abantu ababuya ngaphandle, some of them are here illegally and that is due to ANC's failure to control immigration and our borders.
@musahlongwane4256
@musahlongwane4256 3 ай бұрын
Kodwa usabhemelan lomfana ngoba u ryt nje ngimuzwa olimin
@KhanyiswaMabusela
@KhanyiswaMabusela 5 ай бұрын
If bengikufuphi benguzomtholela emsebenzini
@tkasiam8322
@tkasiam8322 5 ай бұрын
Ivouteleni ianc yenu ,kunjenje yibo😢
@sfisooscarntbntombela1881
@sfisooscarntbntombela1881 4 ай бұрын
Eff ne Borderless idea yakhe... Petrol emlilweni... These drugs come from foreign countries
@CyrilMathobela
@CyrilMathobela 4 ай бұрын
Uhamba ucela o R2 bani waxhoshwayini ekhaya nibalekela ukucenta emakhaya alikubhebhe impela ikula
@NomceboKgiba-go3fy
@NomceboKgiba-go3fy 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu Jehova ngabantwana be2😢😢😢😢😢
@bethwellbongumusa7965
@bethwellbongumusa7965 4 ай бұрын
ANC open the borders for drugs. Plz Bantu bakithi think twice ningavoteli i ANC nizobona umehluko
@DumisileHlophe
@DumisileHlophe 4 ай бұрын
Ngeke ndoda buyela ekhaya mfthu usangalungiseka mft
@KhombisileNtanzi
@KhombisileNtanzi 5 ай бұрын
Mara he's such a cute guy,yhoooooo lezidakamizwa shame
@ThokozaniSengane-pd4fl
@ThokozaniSengane-pd4fl 4 ай бұрын
Kodwa boy boy umuhle kangaka and une English enhle kwenzenjani😭😭😭😭
@GraciousSibiya
@GraciousSibiya 4 ай бұрын
5 Women fight for a man while bantu baziphendule amaphara
ufuna usizo othwele nge contract Yempilo yemnyaka azoyphila
28:31
Nani Matsoso. Episode 2.2 My Pollsmoor prison experience.
22:42
Nani Matsoso
Рет қаралды 37 М.
murder/rape case/sentenced (story teller khulekani Mthethwa )EP38 part1
24:30
inyanga yasigcaba ngomuthi o wrong 💔 EP 31( khululeka Mthethwa story)
59:38
Ngadlwengulwa umama kamngani wami | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-EP60
26:28
Kukhulunywa Kanjani Nempepho.[0780046059]
16:15
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 11 М.