ISISEBENZI SAMI SANGITHATHELA INDODA SANGITHAKATHA AKULUNGI LUTHO KIMI -EPISODE 11 highlight

  Рет қаралды 24,896

UMJOLOSHOW

UMJOLOSHOW

8 күн бұрын

THIS EXCITING EPISODE WILL BE RELEASED TOMORROW 9AM BUT FOR NOW IT IS AVAILABLE FOR THOSE WHO HAVE MEMBERSHIP SUBSCRIPTION. PLEASE LIKE AND FOLLOW • ISISEBENZI SAMI SANGIT...
Join this channel to get access to perks:
/ @umjoloshow

Пікірлер: 115
@thandigwala4365
@thandigwala4365 5 күн бұрын
Hay uZandile uyidlisile indoda yalo Sis. Zandile ulixwebe . uyinuku ukhalela ukudla sis Zandile. What comes around goes around. Awusezu qashwa muntu mthakathi ndini.!! Siyakusaba Zandile uzosithathela amadoda ethu. Maghosha ndini.
@gugumlaba6162
@gugumlaba6162 6 күн бұрын
Wawumwashiselani amapanty madam obolile
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 6 күн бұрын
Ukusa nje ipenti pho uyawashelwa kudlaliwe ngathi
@doubleD1
@doubleD1 6 күн бұрын
Abanye abantu bayazidingela ukuthakathwa 😅
@janekhethiwe
@janekhethiwe 6 күн бұрын
Kodwa umuwashisa kanjani izinto zangaphansi muntu Waze wakhohlakala cc
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 6 күн бұрын
Impatiently awaiting ❤
@nomasontokhoza
@nomasontokhoza 6 күн бұрын
Aze akuwashele negazi ayi umadam oncolile sies
@XolileGqumani
@XolileGqumani 5 күн бұрын
Mthi yasebenza baf2 akhomntu ngayeka mfazi mhle kanje ngenxa yalento 😢
@Vyskntshobane-ue3nn1bf3e
@Vyskntshobane-ue3nn1bf3e 6 күн бұрын
Yhuuu ishushu ke le indaba
@skholiwengobese1036
@skholiwengobese1036 6 күн бұрын
Plsss upload full episode
@user-wm1ro4cn6w
@user-wm1ro4cn6w 6 күн бұрын
Tyooo what a lesson
@HloniphileNgema
@HloniphileNgema 6 күн бұрын
Umagwegwana uyayifuna induku shem Nani bafazi fundani ukuzenzela
@xolanimpanza9930
@xolanimpanza9930 6 күн бұрын
Laba bavele babe omadam too much bathi bayatamasa , umuntu angabe esafuna ukwenza lutho.
@gamafoxify
@gamafoxify 6 күн бұрын
Sengathi sekukude ukuthi kuse. But usisi uvuna izithelo zobuvila.
@nolwazidlungwana8744
@nolwazidlungwana8744 6 күн бұрын
wamlaya Wena girl ungayikhuphi lent
@nhlanhlashezi9031
@nhlanhlashezi9031 5 күн бұрын
Aphelile ama Maid obasi babo kade sasibona .akuyona into yamanje.baze bazale nezi ngane.wazi ukuthi umuntu wakho uyasebenza. Kanti
@nomathembadube7345
@nomathembadube7345 6 күн бұрын
Mlungu , ipenty yakho yiprivacy yakho ifika kanjani ezandleni zika Aunt
@SiphiweJikileKhuzwayo
@SiphiweJikileKhuzwayo 6 күн бұрын
Ayphelele le episode bakwethu cc oysebenz awqomi lausebenza khona nawe pink dress ipant uyaziwashela awuwashelwa lonukwana lo futh yeka ukphatha kab abantu abakusizayo
@user-ks9zb1ml6f
@user-ks9zb1ml6f 6 күн бұрын
Khona kunzima ukuwasha insila yangaphansi yomuntu ,kanjani kodwa
@ThembaniSkhumbuzo
@ThembaniSkhumbuzo 6 күн бұрын
Fuseg unamanga akukho mapenti owawashiswa wona
@LondieSKHAKHANE-rm2qx
@LondieSKHAKHANE-rm2qx 6 күн бұрын
😂😂😂😂 i can't wait full episodes niyogcina kuvilapha
@user-of5lh5fw6b
@user-of5lh5fw6b 6 күн бұрын
Bazoninyisa oanti nikhamise kakhulu nisazonya abaninyise ngoba anibhadlanga🤣🤣🤣🤣
@noxolontlanganiso3232
@noxolontlanganiso3232 5 күн бұрын
Yooo hyi shame ... Ungcolile lo cc wayosebenza umuntu ngomuthhi wesizulu 😢😢😢hyi naye lo ebesenzelani ukunikeza umuntu amihlambele ama penties wakhe even noba ebengeko se skhathi akuko ryt shame
@ThamiNcube-lp9sf
@ThamiNcube-lp9sf 6 күн бұрын
Hayiii kuningi ngempela😂😂😂
@corneliabusiswa3192
@corneliabusiswa3192 6 күн бұрын
that's why i don't have a maid/nanny anymore
@NonhlanhlaNgidi-hz8bw
@NonhlanhlaNgidi-hz8bw 6 күн бұрын
Mjolo show😊❤
@DollyHlophe-hh7xb
@DollyHlophe-hh7xb 6 күн бұрын
Ukuwashisa nje muny umuntu ukukhohlakal lokho period
@mahlengihlongwa8997
@mahlengihlongwa8997 6 күн бұрын
Ukuhlukumeza omunye umuntu ngoba nakhu ehluphekile akufunakali
@SiphoMosea-df5hz
@SiphoMosea-df5hz 6 күн бұрын
Kuloyo ongakasindiswa iskhathi sokuthethelelwa izono. NKOSUJESU ngena enhliyweni yami ungenze umntwana wakho ngyakholwa ukuthi wafa wavuka ngenxa yezono zami ngyakholwa ukuthi wafa wavuka ngenxa yezono zami ngyakholwa ukuthi wafa wavuka ngenxa yezono zami ngyakholwa ukuthi wafa wavuka ngenxa yezono zami ngyakholwa ukuthi wafa wavuka ngenxa yezono zami ngithethelele izono zami amen Romans 10:9-10john 1:12
@user-vg1ut8sm4o
@user-vg1ut8sm4o 6 күн бұрын
Wayinja anti ayibo uzosebenza nom zodla indoda wen
@PhumzileBiyela-uu4ez
@PhumzileBiyela-uu4ez 6 күн бұрын
Wazenza wena Vila ndini elihlulwa yipent
@MpumiLucy
@MpumiLucy 6 күн бұрын
Iyhooooo 😮
@NokwenziwaBiyela
@NokwenziwaBiyela 6 күн бұрын
Cha kodwa wakuthakatha kancane y uwashisa umuntu amapeti wakho ufuna isisebenzi kodwa unomhawu nokudla uyalayeka nje 😮
@LumkaSambane
@LumkaSambane 6 күн бұрын
Can't wait for full episode tomorrow
@corneliabusiswa3192
@corneliabusiswa3192 6 күн бұрын
Kanti
@montshomeshack1187
@montshomeshack1187 6 күн бұрын
Hybo 😮😮
@jabuliletshabalala4758
@jabuliletshabalala4758 6 күн бұрын
Can't wait Yoo
@nevermind3488
@nevermind3488 6 күн бұрын
Where was security this time? Those ladies are so huge for the skinny presenter. Siphi isgora namhlanje bo?😂
@ManqobaSahluko
@ManqobaSahluko 6 күн бұрын
Ephelele nceku sizwekahle udaba sayoni lona khuzencekuyam ngyazi zobanaso isisombululo
@mosesndimba218
@mosesndimba218 5 күн бұрын
Ma u hlukumezwa yeka uyo dinga kuyinye ndawu not ukuthakatha
@buhleradebe7553
@buhleradebe7553 6 күн бұрын
Khona bezogcina ukuwashisana amaphenti basile laba.
@pumeza_ndzobongo
@pumeza_ndzobongo 6 күн бұрын
That's why I don't the idea of having a stranger in my house. Full time helper is a red flag to me
@MichaelNdebele-xp5hr
@MichaelNdebele-xp5hr 6 күн бұрын
😂😂😂😂 hayi bathi kuyahlekwa noma kufiwe
@bulelwablaai9835
@bulelwablaai9835 6 күн бұрын
Asiphelelanga esistory booo
@sisiphovanessa7827
@sisiphovanessa7827 6 күн бұрын
🎉 Umthunzima le ndoda ibifuna ntoni kweli xelegu lesigantshontsho seselesele loxam ubawayo😮😮😮😮
@sontomabuza1099
@sontomabuza1099 5 күн бұрын
Bamthathe ngomuthi wacenda wamvala umadam impilo yakhe yonke
@joelnawa8533
@joelnawa8533 6 күн бұрын
Akenisphuthume boooh ngomedem owashisana amapenti cha bakulaya medem obolile nesishwapha
@user-pg4zq4oq3j
@user-pg4zq4oq3j 6 күн бұрын
Can’t wait
@DumisileMkhize-md8mm
@DumisileMkhize-md8mm 6 күн бұрын
😂😂hybo
@mathebulasamkelo1348
@mathebulasamkelo1348 6 күн бұрын
Full episode please
@umjoloshow
@umjoloshow 6 күн бұрын
THIS EXCITING EPISODE WILL BE RELEASED TOMORROW 9AM BUT FOR NOW IT IS AVAILABLE FOR THOSE WHO HAVE MEMBERSHIP SUBSCRIPTION. PLEASE LIKE AND FOLLOW kzbin.info/www/bejne/on2miGqXectkg9U
@user-cl8gx4rh1x
@user-cl8gx4rh1x 6 күн бұрын
Cant wait
@andiswacornelianondabula7724
@andiswacornelianondabula7724 6 күн бұрын
Ziyabuya iphi ibouncer Matifana
@KennethMdlalose-ei5on
@KennethMdlalose-ei5on 6 күн бұрын
😂 Kodwa uyawazi umonakalo owawenza
@user-nz5bf4pq3o
@user-nz5bf4pq3o 6 күн бұрын
Ayze i episode egcwele angsakwazi nokulinda 🙄
@TRIODUCKTO
@TRIODUCKTO 6 күн бұрын
aibo or Auntie bapethe inkomo enzima kabi - 🤞
@ikhayalensindisobuptistchurch
@ikhayalensindisobuptistchurch 6 күн бұрын
😂😂😂😂😂😂 inzima
@TRIODUCKTO
@TRIODUCKTO 6 күн бұрын
inkomo ebambanayo ncama manje iyashisa futh khakhulu
@buyibuyi6706
@buyibuyi6706 6 күн бұрын
Wamubi nawe cc namadoda abantu kshuthi lapho osebenza khona nje wena uyaqoma umubi uyidlabha noma ukhuluma ukhalela ukudla 😂😂😂😂
@ThembyZangwa-xw4ou
@ThembyZangwa-xw4ou 6 күн бұрын
Yima umntu akathukwa ngento onayo . Kodwa lomama yena songade uhlanjelwe into zangaphansti kusho khona nomyen wayengamenzeli lutho yonke into wayeyenzelwa ngucc oncedisayo yiyo lonto wagchina sebuna ubufazi kulosisi osizayo
@VuyisananiJoko
@VuyisananiJoko 6 күн бұрын
😮yhooo
@noxolontlanganiso3232
@noxolontlanganiso3232 5 күн бұрын
I wonde njengoba efuna u 50k yena ebekhoke malini for uyokwenza lomthakatho wake kulenyanga ngoba moc uthi iholo lake bekuyi 1.500 manje masekufanele elaphe lo cc manje sekufanele akhoke 50k uooo
@NandiphaNgamlana
@NandiphaNgamlana 6 күн бұрын
Yhoooo,yhoooo
@phumelelempume2924
@phumelelempume2924 6 күн бұрын
Yooooo iqhonti nglozi😂
@user-ye1mc7ew3p
@user-ye1mc7ew3p 5 күн бұрын
Uyabona lempakam yenu yemali iniletha la umwashisa kanjan umunt ama Penty akhoneven worse anegazi ihlazo elingak
@thandimashele275
@thandimashele275 6 күн бұрын
I like how she run
@sebenzilenzuza5385
@sebenzilenzuza5385 6 күн бұрын
Ayi wamdlisa no Ntuli losisi njengoba akwazi ukusebenza ipenty la Madam. Ayi kodwa noMadam ukhohlakele umwashisa kanjani omunye amanyala akho😢
@user-di9co5ug9h
@user-di9co5ug9h 6 күн бұрын
Uyaloya
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 6 күн бұрын
Naleyondoda sinyefu ulahla unkosikazi wakho uzofeba nalento enjena
@lindiweduma7230
@lindiweduma7230 6 күн бұрын
yho wamthola kalula ngoba wayemwashisa amaphenti anegazi yho
@Thandi-wv5bz
@Thandi-wv5bz 6 күн бұрын
Intenjena ingcono kunonkoskaz owatshisa isisebenzi amapenti
@sontomabuza1099
@sontomabuza1099 5 күн бұрын
Eyy kondwa umuthi phela
@SiphiweSiduli-cq8jd
@SiphiweSiduli-cq8jd 6 күн бұрын
Li wrong lobabili umwashisa njani udoti wakho yikho ekuthathele indoda wena sisebenzi uthatha njani uBoss hai kuyashuba 😂😂😂😂😂😂😂 mina nginaye uMadam noBoss kodwa ngibathatha njengabo bhuti bami ngeke njeee ngimsaba kabi uBoss wami
@ZoliswaBaleni
@ZoliswaBaleni 6 күн бұрын
Yithathe we aunt bayeyisa labo bayahlukumeza boo izinja hamba nayo wamhhakatha kancani yazi banomona benjalo lezinja lezi mxm
@Macie518
@Macie518 6 күн бұрын
Haaaaaa Ziku Loudspeaker
@user-cj5ss1hb3n
@user-cj5ss1hb3n 6 күн бұрын
Taking umuntu to clean your house it's not okay uzuku khipha kwakho😮😮😮😂
@ceceliampanza6915
@ceceliampanza6915 6 күн бұрын
Bo Madam musani ukuwashisa izisebenzi zenu amapanty enu especial anegazi bazoniqeda siphila eskhathini esinzima lapho abantu befelwe onembeza
@SibusisoMahlangu-vp7ro
@SibusisoMahlangu-vp7ro 6 күн бұрын
Ubuntu okusebenzelako akumelange awashe ama underwear 😢😢
@user-hk3qc6es8u
@user-hk3qc6es8u 6 күн бұрын
Kushubile
@user-dq3ks8xj8p
@user-dq3ks8xj8p 6 күн бұрын
Sisi wesisebenzi uzele ukusebenza noma ukudla nendoda uyaziphoxa🤭
@BandilePamana-hd5rk
@BandilePamana-hd5rk 6 күн бұрын
Kanti mawusebenza kumele ungadli yini hayi ubunja Lobo akekho umntu osebenza ngendlala ukhohlakele nje madam yinja
@LondieSKHAKHANE-rm2qx
@LondieSKHAKHANE-rm2qx 6 күн бұрын
AIbo kameke le oyishoyo nje ayikho muntu uyancishwa Kanti ukudla ma ekusebenzela Mele angadli Mele awashe insila zakho qhubekanike basazonibolisa imdidi ngoba labo madem Ave benomlomo kodwa ubuvila kubona nx nokweyisa
@Equitesmeadowview-qs3yf
@Equitesmeadowview-qs3yf 6 күн бұрын
Mmhhh 😂😂😂😂😂ubani lendoda eshiya umunt onjen ngento enjena angisho lutho
@TRIODUCKTO
@TRIODUCKTO 6 күн бұрын
aibo or Auntie bapethe inkomo enzima kabi - 🤞
@cookingwithbeautybaking7526
@cookingwithbeautybaking7526 6 күн бұрын
Uaunty uberong ngothatha indoda kacc .. naye ucc uberong ngokuwashisa uaunty amaphenti kurong lokho kakhulu .. yazi ingathi umuntu angazicleanela ikamelo lakhe nomyeni wakhe or athume ingane zakhe mabenazo oanti bagangile kanti nawo amadoda agangile
@JabuHlope-ye2fs
@JabuHlope-ye2fs 6 күн бұрын
UNtuli udla izidudla
@SiphoLusenga
@SiphoLusenga 6 күн бұрын
Hmmm losisi engathi esebenza afune uthengelwa izinto ezimnandi uhlanya impela nje ingakho engafundanga wayefuna khona uthatha amandod abantu
@LondieSKHAKHANE-rm2qx
@LondieSKHAKHANE-rm2qx 6 күн бұрын
Wenzakahle Wena ungavuma kuncishwa nconoke indoda ibimzama maqede wayithatha uyalunga Lo nhliziyo embi
@luckyntakana6460
@luckyntakana6460 6 күн бұрын
hau umthakati
@user-fv7nf2fy5o
@user-fv7nf2fy5o 6 күн бұрын
wakuqaqa umfazi ndini
@Mzwakhe-ed2bn
@Mzwakhe-ed2bn 6 күн бұрын
umuwashisa kanjani umuntu impahla yangaphansi,ubufuna khona lokhu.
@JohannesQwabe
@JohannesQwabe 6 күн бұрын
Kdwa nani bo madem niya relax kakhulu ungaze uwashelwe isisebenzi ipenti uzokudlela indoda umubizana
@phumlanindlovu5653
@phumlanindlovu5653 6 күн бұрын
iThe Next Big Thing isukuma fast kanje🤣🤣🤣🤣💔
@user-ix9tj5tl9r
@user-ix9tj5tl9r 6 күн бұрын
Dlala magwegwana
@PheleleMazibuko
@PheleleMazibuko 6 күн бұрын
💔
@RdggFghv
@RdggFghv 6 күн бұрын
😲kwanzima
@teachersikhumbuzomoyo5419
@teachersikhumbuzomoyo5419 6 күн бұрын
Yoh umtho neGol
@user-lo8fe7vu1n
@user-lo8fe7vu1n 6 күн бұрын
😢kodwa lendaba ayiphelele🥺
@user-gx7wf2js8c
@user-gx7wf2js8c 6 күн бұрын
Bt kubhaliwe nje ukuthi ama highlight
@nomkhosimlaba3135
@nomkhosimlaba3135 6 күн бұрын
Ayimbi nalento
@luckymshengu
@luckymshengu 6 күн бұрын
Ngilishaya alikhali
@user-ky3rq4ig7v
@user-ky3rq4ig7v 6 күн бұрын
😂😂😂😂
@proudlysa774
@proudlysa774 6 күн бұрын
Ngoba Ave behlukumezana abantu abansundu nabasendiya uma ubasebenzela But ke I don't condone what she did ndumbalicaly Bawashisa abantu amapenti, lokho nje kukodwa says ALOT ABOUT YOU let alone when u are on periods 😢
@NokwandaPretty-ub6hi
@NokwandaPretty-ub6hi 6 күн бұрын
😂😂😂
@user-eq8hf2bl3d
@user-eq8hf2bl3d 6 күн бұрын
2min?
@umjoloshow
@umjoloshow 6 күн бұрын
THIS EXCITING EPISODE WILL BE RELEASED TOMORROW 9AM BUT FOR NOW IT IS AVAILABLE FOR THOSE WHO HAVE MEMBERSHIP SUBSCRIPTION. PLEASE LIKE AND FOLLOW kzbin.info/www/bejne/on2miGqXectkg9U
@user-hn4pg1im5j
@user-hn4pg1im5j 6 күн бұрын
Can we have full one plz
@umjoloshow
@umjoloshow 6 күн бұрын
THIS EXCITING EPISODE WILL BE RELEASED TOMORROW 9AM BUT FOR NOW IT IS AVAILABLE FOR THOSE WHO HAVE MEMBERSHIP SUBSCRIPTION. PLEASE LIKE AND FOLLOW kzbin.info/www/bejne/on2miGqXectkg9U
@user-mi1rb2bv3u
@user-mi1rb2bv3u 6 күн бұрын
Jesus , why idlala kancane?
@umjoloshow
@umjoloshow 6 күн бұрын
THIS EXCITING EPISODE WILL BE RELEASED TOMORROW 9AM BUT FOR NOW IT IS AVAILABLE FOR THOSE WHO HAVE MEMBERSHIP SUBSCRIPTION. PLEASE LIKE AND FOLLOW kzbin.info/www/bejne/on2miGqXectkg9U
@nhlanhlashezi9031
@nhlanhlashezi9031 5 күн бұрын
Aphelile ama Maid obasi babo kade sasibona .akuyona into yamanje.baze bazale nezi ngane.wazi ukuthi umuntu wakho uyasebenza. Kanti
@user-em3ev7jr5o
@user-em3ev7jr5o 6 күн бұрын
Losisi oyisisebenzi kumfanele ukuloya
@user-ye1mc7ew3p
@user-ye1mc7ew3p 5 күн бұрын
Uyabona lempakam yenu yemali iniletha la umwashisa kanjan umunt ama Penty akhoneven worse anegazi ihlazo elingak
@justicelermer7221
@justicelermer7221 6 күн бұрын
😂😂😂😂
@esaumwanza3524
@esaumwanza3524 6 күн бұрын
😂😂😂
UMAMEZALA WAMI EPISODE 1
5:43
Art Connection
Рет қаралды 84 М.
МАМА И STANDOFF 2 😳 !FAKE GUN! #shorts
00:34
INNA SERG
Рет қаралды 3,8 МЛН
버블티로 체감되는 요즘 물가
00:16
진영민yeongmin
Рет қаралды 83 МЛН
Получилось у Вики?😂 #хабибка
00:14
ХАБИБ
Рет қаралды 6 МЛН
I'm With Your EX ✨🇿🇦 | Season 1 Ep6 | FULL Episode
20:47
Mzansi Confessions
Рет қаралды 143 М.
EVERY CHILDS DREAM
2:48
MNQOBI STAR-BODY
Рет қаралды 9 М.
UPHILAKANJANI usisi walanda into yomcebo yamjiikela Ep26
15:11
Nethezeka TV
Рет қаралды 53 М.
Dr Mnguni Ekhuluma Nemikhovu Yakhe Bukhoma
14:16
Real TV1 Stories
Рет қаралды 144 М.
Uyakhala umama kowakhe indlu ka 10 Million, ukuThwala 🐍eBabanango
23:26
Ngidliwa isilwane esiswini unyaka nonyaka siyabuya
38:19
BantuTV_1
Рет қаралды 28 М.
OWAPHISANA NGEZINGANE ZENYE INDODA - SILUNGISA UMJOLO EPISEODE 5
32:12
NDODA YAMI IMITHISE UMNGANI WAMI - ABANGANI BETHU EPISODE 1
19:56
Khi em gái tôi đắp mặt nạ || Mask of joy #shorts
0:11
Linh Nhi Shorts
Рет қаралды 2,4 МЛН
The joker's house has been invaded by a pseudo-human#joker #shorts
0:39
Untitled Joker
Рет қаралды 11 МЛН
5 маусым соңғы эфир!
2:27:39
QosLike / ҚосЛайк / Косылайық
Рет қаралды 233 М.
That Feeling When You Pick A Hangnail🫢💀
0:17
Giggle Jiggle
Рет қаралды 11 МЛН