Kungani wena King Zoso uhlezi u Support umbhedo ngoba vele labantu bakho basuke bekipile kungalotsholiwe ngisho nange braai pack usuyasibhedela ngalobu Febe obenziwa kule Show izwa nje 6 years usaza xmmmm
@hlengiwekunene7398 күн бұрын
Zoso is still young and you can see that he is not grown up by two parents father and mother. He is too Tsotsi trib
@MaMoe-w8k8 күн бұрын
Sorry my sister this is the worse part in life ezokwephulu moya the rest of your life usukwazi ukuthi umakho selomunye umuntu omu share laye seliku competition 💔
Women don’t know their worth that’s why they want to be introduced as Sthumbo somjolo😂😂😂 women you can do better than this, come on “Say No to this content creation ntoni ntoni” you are stooping too low for your dignity 😢
@XabisoNondy9 күн бұрын
Ucingba xa sevumile olandelayo ukungena angavuma kulotsholwe omnye umntu ekhona worse ba umntu ubala o6 years xa ngaba uyamthanda umyekeleni uzobathini ababini ehlulwe oyi1 ngenyani
Cc wemakhaya you deserve better zama ukuthola indoda ezokuthanda ikuhloniphe , you got a good character futhi,lo bhuti akanamali eqinisweni uzolenzelani ma selibabili inhlupheko nje yodwa qha
Angaz nam koda ngokubuka kwam nokucabanga,mhlampe injongo yakhe uZoso ukuth lo omunye azi ukuth akayedwa kukhona omsizayo like ukuveza iqiniso entombazaneni...🤷ngyacabanga.
Lomfana uhlanganisa u Mkhize no ngchobo.. Uzomelwa inhliziyo boy
@jeppiengonyamah3549 күн бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣🤣I really give up😂😂
@myshorttravels019 күн бұрын
King Zoso mfanakithi mina ngifuna ukulekelela laba abafana naleyo nsizwa ababeka imali yokulobola ize idleke. Awuke ungixhumanise nabo ngibacathulise ngohlelo lwami lokukhongela abantu noma imali incane, leyo esuke ikhona yanele kimi ukuthi ngikuse ekhweni. Isizwe asisakhe ngendlela ekuyiyo, akunciphe ukuthi kube ngathi yinto elungile ukuba nezingane kungaganenwe bafana bakithi. Ungangixhuma eceleni uma uwuthola lomyalezo wami ukuze sizoyixoxa kahle lendaba.
@GagaMkhwanazi-yw9dx9 күн бұрын
Cc is natural man injalo kugcono ikwazise ngoba aneke uyishitshe indoda khohlwani
@SindiSibiya-j4k9 күн бұрын
Wena king zoso uyabavikela lava besibili abafikaya unze usho ukuthi lalela wena yamukela kodwa wena usuyanginyanyisa kakhulu sengibathe ngiyabuza nje njalo njeuhamba nalona wesibili futhi unze umuphe isikhundla mina Omndala ngizibone ngingeyilutho kumuntu engimuthandayo futhi mina ungivumise king zoso yekela lento yakho plz plz
@SindiswaNgwazi8 күн бұрын
Hhay Hhay Sozo awenzi kahle la uyamugcindezela lo mamah kodwa
Ayi itheku ngiyalibonga liyawabhidliza imizi yabantu njalo laba abasuka especially amadoda asuka emakhaya afika ngokuzofuna umsebenzi bathole ne ntombi bavele bahlanye sebethole ama slay queen 😅
@thandekacele84219 күн бұрын
Amadoda awawazi ubuhlungu asizwisa bona ngalezizithembu zawo kungcono umuntu antshontshe kunokunhikhombisa no king zozo mese makethana ethi uyamthanda umuntu ngoba efuna avume lodoti
@MthwaloNhlapo9 күн бұрын
MAWUZTHANDA CC WASE MAKHAYA...SHIYA UTHUTHUVA LUNGAZE...LIKUNUKISE🚶🚶🚶
@SibongileNdubane8 күн бұрын
Uyahlanya wena Zoso, makwa Ciniso nawe tfola indvodza emakhaya
@SlindileDlamini-ue1si8 күн бұрын
Hheiibakith amadoda akake ayeke ukwenza into engaphezukwabo muqala into qala intongoba ustrong n ukwazi nokusho isizathu sokwenza into Kuthinje eiiibakithi awadeli amadoda noma ungenzani aii nehlule ngyabonga ngayngelwa into eyangena ngob nalo engnaye kuneykhathi fth angina stress but kyena kyazwela ,uhlulweyin kutshela umama anyuke ezekyena n lapho fanele umama emakhaya unakekela Ingane but yena a be busy ethekwin nomunyumuntu aiibo akungadlalwa ngathi Wenamama emakhaya nawe thola uzokujabulisa but ungamithike nawe myekekanjelo skizana 😔😔
@LindiweMkhwanazi-i3v7 күн бұрын
Yaychaza into engekho Zoso akafi ngan osemakhaya yekan lento munt mayenamandla akenze ngendlela ay lomjolo westhemb yin yona le ngempela
@thulisilegwala25696 күн бұрын
Wenzana islima nje uZoso ngaleythembu zakhe
@thamikunene51319 күн бұрын
King Zoso lena ayishayi khona ugejile mntakababa, umfwethu akamqedile ngisho omdala but unentombi aseyenze ya official kumame omdala ihlazo leli, uzomenenja kanjani ngoba nomdala akaqediwe.
@NtombifuthiBiyela-e7t9 күн бұрын
Yabona king zoso uyalibulala izwe lobabamkhulu wake wasibonaphi isthembu somjolo...lobhuti akakaqali nokulobola lomama wezingane le show yakho ayakhi
@LuciaZoko9 күн бұрын
Shaya makaqiniso
@NoziphoPearl8 сағат бұрын
Mshiye cc uyaknyela bhuti mabenza izinto zabo bayfaka nawe muhle kabi uzmthola muntu
@lindacele39359 күн бұрын
Unescefe Zoso ulokhu umaketha usisi uthi umkhonzile. Awuyeke ukubiza usisi ngomama omunye umbize ngo Sisi ngoba lo wasedolobheni uzozithatha ngathi yingoba emncane kusasa umbiza ngesigogwana kanti mncane nowasekhaya. Umujwaywlisa Kabi ngononkiloyi.
Cha uyajabula loguy usekhuluma ngemizi embili engakaloboli niyedwa uzofika nini ekubeni nomuzi ,umsangano nje lohlelo angfuni ukungasho
@sizwenzayo90868 күн бұрын
I so wish indlu ka Zulu ihlangane yenze icebo ku KZbin ibanish lama nyana nama simba ka zoso Ntombela, wakhe wasiva phi isithembu somjolo, & into endi caphukisayo ngalo zoso wena uyathanda uku cinezela lona kade ekhona a favor lona mtsha, or siyi Capetown siya cela nisiboleke lo zoso wenu khe si deal naye
Ey ngaze nga ngacikela wezo zoso yeke lento yakho iyabheda bhuti
@ZaneleKhoza-nw6sh8 күн бұрын
Yoh yabona King Zoso,ngiyaluthanda loluhlelo lakho but ke uma kufika la kuzobonoswa okunguyena nyatsi yakhe hai yahluleka ukucazulula mfanam futhi noma lomuntu ozocelelwa bese eyisa okubguyena nivelse nithule elokhu edelela,bese ke Zoso ebona ngathi ku ryt,hay Zoso just b a mediator not to force 1 partner to just accept just lyk dat no no no
@NompumeleloThwala-n7n9 күн бұрын
My Zosoz are you back 🎉🎉🎉we love my son 😊
@NOMBULELOPHK8 күн бұрын
Lomfana akekho right bekumele ashamed qala bese Abe no 2 kubuhlungu