Musa ukusangana wena hamba enhlanganweni yakho thina suyakwazi esikwenzayo. I ANC male yenze untando yayo ingavinjwa nathi mase senza okwethu bazosibuka, if ujahile ezikhundleni noma kuphi la ujahe khona aygubhe! Sishiye.
Devide and conquer is real siyaqalake manje 😢yin Zuma abezoyijaha ukuyi negotiate nabantu vele abangamfuni emandleni futhi abasebenzisana bodwa kahleni nina ukuba yizidom kuze kweqe
@superflyphones90587 күн бұрын
Uthengiwe, noma akazi into ayikhulumayo, ufuna ukuqwaqwadwa
@ZachariaMhlongo-wi8bw7 күн бұрын
Musa ukujaha commander uma kukuthi uyaphuthuma commander gijima ubafice mhlampe kukhona ongakuthola asijahile thina ma MK party uNxamalala ushilo wathi sifuna ukulungisa izwe lethu izinto azihambanga kahle okhethweni wena commander uthi asifune u 6% kodwa kunobufakazi bokuthi akuhambanga kahle wena commander uma siyeka kanje ubani ozolungisa ngaphandle kukaNxamalala commander amagama abuhlungu ñangemahle ukuthi ungawabhekisa kuNxamalala mina ngicela sibeke phansi umoya siyekele ubuholi noNxamalala basihole singagijimi sibedlule phansi umoya maMK amahle .❤izwe elethu asibe munye ma MKParty amahle asingaphambanisi izinto engathi asazi ukuthi sibhekephi phakama MK party phakama.
@ZamaMjwara7 күн бұрын
Wena ufuna ahlangane nabantu abazonda umuntu omnyama,bese futhi wena umubize ngomdayisi suka lapha wena uma ungazi uzothini thula.viva mk viva.
@Godide7417 күн бұрын
Viva
@thandekapreciousshozi59552 күн бұрын
Viva
@Dotata20097 күн бұрын
Niyamuva lo mfo. But angivumi lakushoko. In my understanding the national seats are still there. MK will not forfeit those seats, even if they decided not to go to the opening of the parliament yesterday. This guy sounds like a desperate someone. I voted MK not under compulsion. It was my will. You talking as if you were compelled. Participating in electing the speaker and the president would have seemed like MK has accepted the cooked results. Let's hear u bab' uNxamala as he's leading MK. Amafulufulu and hate speech are not i character yema MK.
@CelaniSibiya7 күн бұрын
Awusiyo I MK wena lento iplaniwe awazi lutho ngizinto ezenzeka la emzansi indlela okhuluma ngayo iMK ne EFF ayifuneki ngoba zilwela umuntu omnyama abafune zikhundla izwe lidayisiwe maningaboni
@JoziTube7 күн бұрын
There is no such thing ukuthi babethi abamtholi uZuma, bamane benzela khona ukuthi uZuma kube sengathi ukuntu omubi. Abantu beAANC abaphezulu bebeneZUMA Sunday kwifuneral ka brother wakhe. It was a plan nje to isolate him
@ZolaCingo7 күн бұрын
Awusiyeke ngalento yakho ye ANC DA IFP y0kusi thengisa ku Belungu,
@nomaswazishabalala5087 күн бұрын
Uxhaphaza wena wedwa Mzukulu Musa ukufaka umoya omubi eqembini lomkhonto sisizeni Mzukulu siyacela singo Gogoh please sicela ukuthula esifundeni sakwaZulu Natal sisizeni Mzukulu hamba utophuza amanzi ukucasuka kwakho kube no uhlakaniphile siyanicela siwoGogoh siyaya I impi yenkatha thina sasinda kuyo so please sicela ukuthula
@sihledludla44737 күн бұрын
Bhuti uyisithutha sokungcina kuzozonke ekhona phindela Ku anc if usenobuwula obunje
@zandilepatience92197 күн бұрын
He is not Mkp supporter, we know what you are trying to and we do not trade that sorry, we are not sad that they stole KZN, we know exactly what you are doing here in Mkp we are very patient and humble.
@phumelelezuma44727 күн бұрын
Ayi shame ukhuluma iqiniso bafo nam angisophinde ngivotele Mk iqiso leli kushuthi ngilahle ivoti lam bengingasavoti but ngibe nethemba nge Mk kodwa isilahle ivoti kwenzakalani nje in Kzn asehlangene amaqembu sekukhona no Premier omusha mfiii kudlaliwe
Akenimyeke phansi UZUMA plz kuyafana noma ngabe ungene kwi ANC still benizokhuluma kanti nifunani ngempela yazi umuntu ubonga ngamakaka.
@hlengiwemabika86467 күн бұрын
Yaz kungcono ukuthula kunokphawula into ongayazi cz lento yaplanwa kudala, 1st day bekhuluma eyeGNU iDA ishokahle yathi ayiydingi MK neEFF manje yini ebizokwenziwa uMsholozi wena ukhulunyiswa wukungaboni ukuthi ANC isiphethwe elinyiqembu kwaze kwanzima eMzansi😢
@timberviewinvestment90017 күн бұрын
He put his trust in revoting and that was a big mistake
@SummerEM7 күн бұрын
Yewena shlama senja phindela la ovela khona, uyini wena , ucabanga ukuthi uyini ungatshena thina ngomsholoz, phindela kubadayisi bakho abasebenza nabeluna, sell out
@MiyaKasbewu7 күн бұрын
Okusalayo soze nalithola ithuba lokukhwabanisa iimali zikaHulumeni..niyiMK nje yobuthongo...lelikhehla lona amacala azobuya kuzophela nya ukubanguMsholozi...this is govt of national unity...uzoboshwa...vele neANC izowuxosha loMdodovu wexhego...sobona ke ukuthi uyosizwa ngubani...sixomfundisa isifundo lona ucabanga ukuthi kuyadlalwa lana.
@Amazinggrace54597 күн бұрын
Ngane ya kwethu buyela enhlanganweni yakho uyeke ukuzosifosela thina siyabuthemba ubuholi buka Nxamalala wena nje vula iqembu lakho ulihole ngobuhlakani bakho ngiyethemba uzo negotiator kancono eqenjini lakho kunobaba uMsholozi, Hamba kahle Juba nayo yonke imithwalo ofike nayo kwi MK,
Weee ayikho ke lebuti wami oyikhulumayo ngeke uNxamalala enziswe into engafunwa abantu. What IFP did are you happy about wena as a person
@sifisodube46867 күн бұрын
Yes amazulu awana nqondo
@JosephNgikhokhele7 күн бұрын
Ucabangisa kwesphukuphuku wena menyanye uma kuthi menyanye asnendaba nawe amehlo akho uma esavalekile wayeke evaleke sayayazi into esiyenzayo siyawusebenzisa inqondo ) awu wangiphoxa ushukuthi sewedlulwa nayizalukazi ngokucabanga ?ayi suka Lana wena
@richardmandulo7 күн бұрын
Kunabantu abathengiwe abazozenza i MK
@user-ce4dm8wy2u7 күн бұрын
Uyabo lo okhuluma la akayona MK nhlobo
@ThokozaniMngomezulu7 күн бұрын
Awu kahle bhut awazi lutho .ibingekho leyonto oyishoyo .hamba ku anc wena kuphela .bengeke nje yenzeke lento oyishoyo noma ubusuthanda besenje kuhleliwe we bhut
@lungilembona47377 күн бұрын
Yin ungath akaphume uzuka ungene Wena ngoba engath ugcwele ngepolitians
@MduduziMduh7 күн бұрын
Vele imk party ngeyo muntu oyedwa nomndeni wakhe mkp is a Zuma and family project abanye abasebenzi bakhe
@MiyaKasbewu7 күн бұрын
Angeke uZuma aye lapho angazukwazi ukuntshontsha khona...vele leliqembu belivele lisekelwe Loko...onke amasela eANC ahamba noZuma...so kubhedile bafethu try next time...manje uZuma usele nomsebenzi wokulungisa iintliziyo zabantu abathembisa ngamaTender nayo yonke into ehlangene nokudliwa kwemali kahulumeni....kunamaDirectors kwaEducation asewelele la kuMKP cos they were sure ukuthi iMK izolawula iKZN cos their aim was to manipulate the schools nutrition program for uZuma family and his Cronies...we are aware of all those things... that's we resorted to GNU...xolani maMK soze nalithola lelizwe if nisaphethe lelisela nomkhwabanisi onguZuma
Zuma bekumele akhathalele abantu mhla eyiPresident uhlulekile bakwethu asikhulekeni kumdali nezinyanya zethu izinto zizolunga no more fighting let's pray guys your grown ups.prayer guys whether ancestors or God what you believe will work for you Amen
@SibusisoMzobe7 күн бұрын
Ukhulumani nomdayis wabantu abamnyama
@user-lp5el3on9t7 күн бұрын
Fusengi uzomunyelani uZuma fanele unyanya anc neIEC yakho wedoti awatshontshephi lama Voti wena Slima ucabanga ukuthi singamasela njengani wenza ngathi usikhathalele doti
Lona ogxeka President Zuma uyivukane akazilutho, lamaqembu ayinhlanganisela athengiwe nomangabe he has negotiated with them abezofuna cut omkhulu to undermine MK. So bhuti noma ungamnyanya President Zuma asinendaba nawe. Thina soqhubeka ne MK wona local government elections sobabonisa abadayisi bezwe.
Angasdakelwa lo khuluma lapho I MKP aysozr ya coalater abelungu laba abalerlwa ukubulala kwayleyo ANC yabo bafuna sibuye le ubandlululo ubaba wethu will never allow that the goal is to be totally free from apartheid
Akusiye owe MK lo umuzwa ngisho ekhuluma ukuthi uyanhlanhlatha nje
@thulasizweerasmus42927 күн бұрын
Mkhulu ohlukane nathi phansi hamba hamba suka la haw ubonile nje kwenzakalen kanti wena unjan ubungaboni yini bekwenzakalan vele uze nje bafo ukuthi uzomnyanya mmmm Bru Bru unfair crc unfair he is trying what are you doing wena ?
@thandeka11847 күн бұрын
Waze wawumfazi Bo wendoda uhlanganaphi wena...phuma phela uncengo bani
@user-fq6lm5bo9h6 күн бұрын
Yey wena vial elakho wenze into yakho bewufuna kube kuwena phineas kwagogo slima ndini
Weee akahambe lo ebuyele kwagogo iyalindwa into efana nalena futhi iyafelwa.
@Godide7417 күн бұрын
Wena ke WI ANC MEMBER uzobulala MK PARTY okokugcina
@BonakeleSibusiso6 күн бұрын
Akwaba ulilungu le MK mnyani ngathikanti uyathenfisa kuba lento uyitshoyo ayikho akho mbutho uthetha isingqibo ngaphandle komongameli wawo usukaphi ndiye
@NkululekoJunior-iy5uu6 күн бұрын
😂😂😂 mnyanye wedwa😂 thina asinankinga nisafuna ukufundiswa kuqala nge politics yase SOUTH AFRICA 😂 nizithuphethu
@vukanidumisa97747 күн бұрын
uyahlanya wena enze ubundlelwano namasela onke lamanqembu ashade ndawonye anxaswe amabhunu ase stellibosh
@PeterGumede7 күн бұрын
Uyabonake lo isiphukuphuku asizenza clever lalela wesdididi thina sine vision ngomuntu omnyama not izikhundla wena hlala noyihlo lo onidayise ku DA sesiyazi nokuthi ungubani wakwabani futhi ohlalaphi we are MK not DANC ok
shut up ubufuna ukunyakaza uyephi bungeke uze ulunge ngisho ngabe ubufike early kunawowonke amapolitcal party the game was already rigged awuboni kuthi lento is pre planned kant why votes were rigged
@juliasindale94677 күн бұрын
Hamba uyonyakaza
@sifisodube46867 күн бұрын
Iqiniso mk has no power in Kzn they never went to parliament
@user-lf3dg4uc1v6 күн бұрын
Udakiwe wena hamba lawfunakho
@sibonisiwemkhize40457 күн бұрын
Ukhuluma iqiniso, phela lento ayihlukene nokuthi sinoNapoleon
@user-hy2pv4ds6g7 күн бұрын
Akekho okubambe ngenkani,voters iqembu olithandayo next time viva mk viva
@sibonisiwemkhize40457 күн бұрын
Impela nje phela mina angidlisiwe futhi nengqondo yami iyasebenza angilindi ubaba🤣🤣
@zandisile17 күн бұрын
Eyi baba wayibeka indaba kodwa waphosa okuncane, akho ubaba ayiloqiniso, they never reached out kumkhonto, this was discussed before to keep kumkhonto out of power by Da and ANC
@doctorngema82207 күн бұрын
Manje sesolibe sibeleselwe ngombhedo womuntu ogxeka uZuma?
@thandabantuluzuko13737 күн бұрын
It is true what he’s saying but He’s not the MK member , is a paid influencer
@Qhawemusic73847 күн бұрын
He is one of abacindezeli his not mk member
@sanelisiwedlamini71427 күн бұрын
Yes akasyeke nje thunywe Khumalo
@NombuleloRode7 күн бұрын
That's Zuma for you 😂
@user-tn7bw2zb8k7 күн бұрын
ANC sold😂
@lizwisiyaya83563 күн бұрын
Lonake nje okhuluma lapha ngoZuma akaze abe yiMK futhike akazi lutho he thinks he is playing it smart
@Bld-skr7 күн бұрын
Asikho desperate for positions We want 2/3 majority not coalition or GNU loyo nto mayicace
@user-oq1ts6df5w7 күн бұрын
🤣🤣🤣🤣ngasho
@smallnhlanhla41297 күн бұрын
Nam sengdidekile zuma kant wenzanjan
@sanelisiwedlamini71427 күн бұрын
Hhaybo kahleni ukuhluleka ukuvabanga noma nithengiwe ukuzodala I distraction Lana ANISIYEKE NINA
@sanelisiwedlamini71427 күн бұрын
UZuma mdala kwipolitiki wazi Kahle kwenzakalani ANC DA IFP bayasebenzisana abanye bathola funding by same ppl ngisho ngabe he negotiated still bebezomchitha nje phela when they fund you it's investment so they need to be rewarded by things going their way MK is funded by their members anicabange b4 nikhulume
@smallnhlanhla41297 күн бұрын
@@sanelisiwedlamini7142 manje uthulele pho akasazise from here kwenziwanjan
Ubani owakubiza wena ku mk ipolitiki lena stupid ungahlangana kanjani nesitha olwa against sona silwa nonxiwa la ababathenge bonke labantu sifundiswa ndini esazi ukubona i pride instead of analysing isimo ujahephi ngoba la inde lendlela shlama
@user-uq8tg8tr1e7 күн бұрын
😊bendiloko ndithi mhla wathi phumani nonke nidunuse nani nizoyenza lonto bt ke kusase early uzoniphoxa lo xamalele,niyoze nivume nijonge kwa xhosa ba y singamvotela ngoba akananyani just like anc yakhe mos yena unamaqembu amabili,u clever
@user-iu9ir9xq4v7 күн бұрын
Ucinisile ANC ibifuna I mk
@Nawal_SA7 күн бұрын
😂😂😂😂😂zuma was never smart
@sifisodube46867 күн бұрын
Exactly
@user-lf5ze5fj6k7 күн бұрын
No u got it wrong, they asked jz to be one within the GNU, many parties previously rejected this, plus, they wanted mk to run a ministry only, in national, they further asked for privileges in kzn governance, so he refused those conditions, and when mk said, our condition is that cr must step down, that's the truth, and mbalula said hands off in asking such, it won't happen. Thet lied to the public, portraying Zuma as a buffer, and you are believing media...clearly, u r still sleeping...hence your stupid cry. UR not an Mk
@eunicendlangamandla59787 күн бұрын
You are not MK member, you are misleading ppl, go sell out