IZINKABI CHRONICLES(Episode 3- Mjaheni Zondi)

  Рет қаралды 92,042

TRANSFORMATION LIVE

TRANSFORMATION LIVE

Күн бұрын

Izinkabi chronicles.
#inkabirecords
#trending
#storytime

Пікірлер: 157
@hlengiwehlatshwayo7695
@hlengiwehlatshwayo7695 Жыл бұрын
I've introduce my teenage kids to this channel, because the stories are very informative. We can't thank you enough for what you are for us as a community. MAY GOD BLESS YOU. AND
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu mama ngokuletha abantwana kule channel, sethembe bazolalela kahle befunde nabo siyabonga 🙏🙏🙏
@ThembisaNzama
@ThembisaNzama Жыл бұрын
Siyabonga bhuti izinkulumo zakho ziyasakha. Ngake nasukelwa umuntu engishayelisa kabi engedelela ngacishe ngenza into embi kodwa ngakhumbula amazwi akho nemiphumela yokubulala loyo muntu ngamyeka. Syabonga kakhulu bhuti
@mondlimphilisi5412
@mondlimphilisi5412 Жыл бұрын
Ngiyaxolisa Mc kodwa mina angeke ngiye ku fcbuk indaba imnandi uma ixoxwa wuwe..
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Lol, kulungile mfwethu okushukuthi sizohlezi sihlangana khona lana danki🤝🤝
@siyachamisana8483
@siyachamisana8483 Жыл бұрын
Awuzame nokucubungula lendaba ka Bester Cebekhulu uwena umuntu ungayibeka lendaba ukuthi uma ucabanga yenzeke kanjani....ngiyazi futhi ngeke ushaye eceleni uma usulucubungula loludab ngoba labantu ababizwa koma tv bayokhuluma nje into abangayazi noma abacabanga ukuthi yenzeka.....Zama Cebekhulu uhlaziye mfowakithi
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Khululeka mfwethu, sizoyihlaziya ungasabi.
@tshepomashigo2092
@tshepomashigo2092 Жыл бұрын
good work my brother you know how to explain a story, it is a talent that is rare, salute to your hard work
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Mfwethu ngiyabonga 🤝
@nokwandanoxie2457
@nokwandanoxie2457 Жыл бұрын
Sengkhona MC ngilalele bhuti wam🙌
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Danki sisi wami❤❤❤
@eliasmaponya7063
@eliasmaponya7063 Жыл бұрын
Umsebenzi wakho unzima kakhulu Kodwa uyathandeka, watching from ELimpopo siyakuthanda bhuti
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Mfwethu ngiyabonga nge support yakho, i love you guys over there 🙏🙏🙏
@ibhincadapoet7680
@ibhincadapoet7680 17 күн бұрын
Watching from windmill park estate ❤❤ Boksburg syakthanda bhut
@chelengwenya6965
@chelengwenya6965 Жыл бұрын
Starting my day with MC episodes... Watching from Zimbabwe...I once dated a guy who was a nkabi after I knew his kind of job I ran for my life...not becoz he was rough or abusing but I didn't like his job...this is how I went back home
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Aybo serious Chele, you went back home because you were running away from him?
@MzimaneneNyako
@MzimaneneNyako Жыл бұрын
​@@TransformationLive1❤
@sizwemabele5398
@sizwemabele5398 Жыл бұрын
Syazijabulela izindaba bhut'omdala👏👏👏... Scela usihlaziyele lolu daba lukaThabo Bester noDr Nandipha lolu daba "lusikhathaze sawudaka" siyizwe
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Siyabonga mfwethu, sizozama ukuluhlaziya.
@similolloyd2912
@similolloyd2912 Жыл бұрын
​@@TransformationLive1Sobe silindile Bulubexe🙏🏽
@sborise__99
@sborise__99 Жыл бұрын
Ayikho evele ingihlekise njengale yokukhathala ube udaka😅🤣
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
@@sborise__99 😂😂😂😂
@mpumingwenya4414
@mpumingwenya4414 Жыл бұрын
Hay lona lusikhathazile ngempela
@AsandaMzobe-j8q
@AsandaMzobe-j8q 11 ай бұрын
❤Cha bafo uyakwazi ukuchaza into izwakale❤
@thulanimkhize1085
@thulanimkhize1085 Жыл бұрын
Manje mfoka Menzisto lamaqiniso amakhulu ngalendlela ngezinkabi, asizukuzwa kuthiwa usushayiwe nawe kusasa. Ngifikelwa ukwesaba mina.
@SizweMadlala-vn7el
@SizweMadlala-vn7el Жыл бұрын
Zimnandi ngokuzilalela izindaba❤️❤️❤️
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Danki mfwethu 🙏 🙏🙏
@thembekampungose1374
@thembekampungose1374 Жыл бұрын
Very pain stories ohlale usixoxela zona bhuti 😢😢 but ave ngithanda indlela ozixoxa ngayo ❤❤
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu ngokuhlale usibukela Thembeka🥰🫂
@cuthbertmaswera2595
@cuthbertmaswera2595 Жыл бұрын
Good job this the best channel 👏 we are learning 👍
@Mahlatshwayiva
@Mahlatshwayiva 11 ай бұрын
Zimnandi kakhulu izihloko zezinkabi ngoba sfunda lukhulu.
@user-qy3bt8py8n
@user-qy3bt8py8n 3 ай бұрын
Amen 🙏 Mr Menzisto sifunda okuningi kuwe
@malimasinga2597
@malimasinga2597 Жыл бұрын
I wish ngabe benginemali i was going to sponsor ur show but atleat i dnt skip ads
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu nge support yakho mfwethu 🙏🙏🙏
@Mvelase-kr3hd
@Mvelase-kr3hd Жыл бұрын
Please bring another sgemegeme🐒 of mjaheni Zondi please MC👌
@hlengiwensizwane2139
@hlengiwensizwane2139 Жыл бұрын
You are very good in storytelling bhut wam but ngibuye ngibe nokwesaba indlela okhipha ngakhona amagama abantu ukuthi angeke yin kugcina kukufaka enjoying njengayo nje indaba kamjaheni since engakaze aboshwe😢
@khomotsophokanoka8533
@khomotsophokanoka8533 Жыл бұрын
How sad it is to tell your kids that their father is/ was a contracted killer 😔
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Eish mfwethu kunzima.
@sborise__99
@sborise__99 Жыл бұрын
Bhut' omdala sengili sign(ile) iRegister, senglinde elinye iClass, sifunda kukhulu lana kuwena🙏🏽
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Ngiyabonga bafo wami, iyeza enye i episode Sunday ungasabi.
@njabulodlamini1192
@njabulodlamini1192 Жыл бұрын
When is the podcast coming? These matters need long format, it would also be nice to go deeper and discuss the story after reading it
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
We shall discuss thank you🙏🙏🙏
@sunflawa
@sunflawa Жыл бұрын
Thanks for this... also please invite other people to tell their stories... hiding their faces. I think many do want to tell their stories but uncomfortable with showing their faces.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Yes they really do, but bayasaba impela kodwa sizobabiza bafike. Siyabonga 🙏
@SakhileMasondo
@SakhileMasondo Жыл бұрын
Kubuhlungu Kakhulu UkuGwetshelwa Icala Ongalazi😥
@jimmyhoward9376
@jimmyhoward9376 Жыл бұрын
Any more stories of this Character Mr Zondi... Also the difficult to kill Taxi owner sensing the attacks plz Your story telling always of the top drawer.. Greetings from Abu Dhabi 🤙🏾👊🏿
@zwakelehlatshwayo5874
@zwakelehlatshwayo5874 Жыл бұрын
Eyi blood thirsty individual...angakafiki nasekhaya but already committed a crime. Fresh from prison. Some individuals will never be rehabilitated
@sabelovilakazi3478
@sabelovilakazi3478 6 сағат бұрын
❤❤❤..cha waze wamuhle cc
@makathinidonda890
@makathinidonda890 5 ай бұрын
Ngiyabongelela mhlobishwa ngiyalulandela uhlelo lwakho kskhulu. Bengisacela ukubuza ukuthi inkabi uyibona ngani, okanye kanjani, signs or what ever ongayiphawula ngakho
@clementmhlongo2491
@clementmhlongo2491 Жыл бұрын
Syabonga ngokusiqwashisa mfwethu
@nomfundomhlanga-ps9om
@nomfundomhlanga-ps9om Жыл бұрын
Lwamnandi udaba kodwa lwavele lwaba lufushane. Syabonga mfoka Cebekhulu
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Zikhona ezinde next week, siyabonga kakhulu mfwethu nge support yakho🙏
@siyabongakhumalo1660
@siyabongakhumalo1660 Жыл бұрын
Mjahheni uhamba inyanga enzima ngyamvuma
@sphemthobisi7806
@sphemthobisi7806 Жыл бұрын
Syabonga 🙏🏽 i Chanel is very important in SA, lot of people will learn from you
@xolanidumakude9177
@xolanidumakude9177 Жыл бұрын
Akumnandi ukuphila wazi umuntu wakini phila ngemali yegazi, Mkhulu wam had been in jail for over 25 years ngayo le mpilo, but awuphelanga 6 months ephumile phila. Ushona nje beseneydumbu ezingaohezu kwa6
@athipohlwana4689
@athipohlwana4689 Жыл бұрын
ncebekhulu my brother you ve done good at transfomation
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu mfwethu🙏🙏🙏
@jabulanipeter2910
@jabulanipeter2910 Жыл бұрын
Cebekhulu hayi Ncebenkulu
@waterfrontofficepark
@waterfrontofficepark 6 ай бұрын
ngiyabanyanya abantu bakwashange ngangiyomnquma usihluthu ushange😢😢
@siyabongachili94
@siyabongachili94 Жыл бұрын
Ey Cebekhulu syabonga bhuti yazi njalo ngyafunda nje ezindabeni osifundela zona umuntu umthatha umbeke nje ngendaba. Uqhubeke njalo mfo
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Danki mfowami.
@Sboniso_ZuluKaSkeyi
@Sboniso_ZuluKaSkeyi Жыл бұрын
Can't wait 🔥🔥🔥🔥🔥
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Inzima ke nalena.
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 Жыл бұрын
This show is trending 🔥👌
@osiniqt3957
@osiniqt3957 Жыл бұрын
Umjaheni usekude ningasamjahi uNondaba...🤝
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Lol😂 danki bafo🤙
@ezinkuludabeza1411
@ezinkuludabeza1411 Жыл бұрын
Sifunda ukuningi bhuti ,keep up the good work🎉 m now your number 1 follower...asibonge
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Dabeza, be blessed 🙏
@macbethmabena9816
@macbethmabena9816 Жыл бұрын
Phakathi inside, sngenile. Asibonge cebekhulu
@preciousnene3446
@preciousnene3446 Жыл бұрын
Very good writer excellent 👏👏
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Thanks Precious❤🙏🙏🙏
@Mbatha870
@Mbatha870 Жыл бұрын
🙆 ukphuna ejele ungakagezi nejele usuyabulala futhi Kanti izinkabi azinanembeza ngampela?
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 Жыл бұрын
I can't wait..
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Inzima kakhulu nayo lendaba.
@nkunzemnyama
@nkunzemnyama Жыл бұрын
Abufani ngempela ubuhlungu bokufa komuntu ongaphathi sibhambu, lokho ngakubona ngokufa kuka mama wami edutshulwa zinkabi ezazithengwe ngu auntie wakhe
@nomkhosixulugama1089
@nomkhosixulugama1089 Жыл бұрын
Present teacher!
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 Жыл бұрын
Waiting
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
It's a date🥰😍
@ntuthukomazibuko5227
@ntuthukomazibuko5227 Жыл бұрын
Bhuti yabona Lezi engizilalele manje zinzima Zonke ungenze ngakwazi ukubona inkabi ngeke isangixhopha
@nokuthulalembede4256
@nokuthulalembede4256 Жыл бұрын
Who names a kid Mjaheni mara 🙈
@tkmox1033
@tkmox1033 19 күн бұрын
Akuthatha i cover yikucatsha kwaloyo osuke esengozini labo abasuke sebebheke or sebedubula ukuth lowo ozayo or osefikile engadubuleki ba provider i covering fire ba provider i protection using fire or ngokusabisa or ukuthusela leyo ngozi
@senzomthethwa6645
@senzomthethwa6645 Жыл бұрын
Sengfisa ukuzwa khuluma ngo bester nentombi yakheee
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Sizokhuluma bhuti.
@philanimdumavundla
@philanimdumavundla Жыл бұрын
Usizi😢🔥. 1st day umuntu ephumile nje usebulala umuntu. Aybandla
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kunzima😥
@thembanimakhoba1747
@thembanimakhoba1747 Жыл бұрын
Kahle hle inkabi ibuswa usatanist
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kunjalo mfwethu.
@kamaveetv
@kamaveetv Жыл бұрын
Ayi ngeke Thabekhulu lena inzima kakhulu iyesabeka futhi
@gwagon1933
@gwagon1933 Жыл бұрын
Another 1
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Mfwethu 🤙
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 Жыл бұрын
Present bhuti wami, from Limpopo ❤, ezinye ziyasabisa😢
@marangmasegomutloane3619
@marangmasegomutloane3619 Жыл бұрын
Baba...❤❤❤
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Mama❤❤❤
@collenmhlabane7699
@collenmhlabane7699 Жыл бұрын
Please bring back Cebekhulu
@simphiwesimphiwegumede5536
@simphiwesimphiwegumede5536 Жыл бұрын
Uqhubeke njalo mfwethu nokusethulela lezindaba Mina angisaphuthi.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Ngiyabonga Simphiwe mfwethu 🙏
@nontandontando1991
@nontandontando1991 Жыл бұрын
Ndoda yamadoda
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Mama❤
@silondilentshangase9965
@silondilentshangase9965 Жыл бұрын
Present kwi register 💃🏼
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Marked🙏🙏🙏
@user-kz5hw5iy7u
@user-kz5hw5iy7u Жыл бұрын
Manje bhuti akengbuze isiphi isigxephezelo ositholayo uma uke watholakala necala kodwa wen wazi ukuthi awulenzanga bese nenkantolo ekuhambeni kwesikhathi ithole ukuthi ayikho lento oyiboshelwe
@mxobhungane143
@mxobhungane143 Жыл бұрын
Syabonga kakhulu nkokheli
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 Жыл бұрын
yoooo bafwe2 kunzima ukuphila ngeke
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Akulula khona.
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 Жыл бұрын
Ngizwile mina my Buti kunzima ema taxin
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kubi Lindiwe😭😭
@senzomthethwa6645
@senzomthethwa6645 Жыл бұрын
Ei kunzimaa la ngaphandle
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kakhulu bafo.
@royaltympanza6910
@royaltympanza6910 Жыл бұрын
Brazo🙌🙌 ngicela 1 hour episode manje😅
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kulungile mfwethu😂😂😂😂
@sphiweemmanuel3254
@sphiweemmanuel3254 Жыл бұрын
Ay kodwa uyaybeka indaba mfoka Cebekhulu kuvele engathi sengiyayibona lento okhulumangayo ,uphile mfo.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Mfwethu uphile nawe, ngiyabonga.
@mfundisogiwu8507
@mfundisogiwu8507 Жыл бұрын
kudal ndilindile aph ecape town
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Siyabonga lapho eKapa🙏🙏🙏
@khanyoshoun2411
@khanyoshoun2411 Жыл бұрын
Sength ngike ngayizw lendab kazondi kancane laph estanger
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kungenzeka uke wayizwa ngoba udaba olwaziwayo lolu.
@khanyoshoun2411
@khanyoshoun2411 Жыл бұрын
Phel lombhem wafik laphana ekotishin lasekhaya ezophuza i think 2019 if kwakuyen bembiz ngozondi no spar wakwamaphumula ngek ugqekezwa washo wath wayekhona esichazela ngemali ukuth iba kanjn ejele
@bongkwandamhlungu4800
@bongkwandamhlungu4800 Жыл бұрын
Eish 🤔 MC BHUT'WAM NG'YALUZWA LOLUDABA, BENGAFISA.......,
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Danki mfwethu 🙏
@OrippaSkoti
@OrippaSkoti Жыл бұрын
Silindile
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
🤝🤝🤝
@phumimabanga962
@phumimabanga962 Жыл бұрын
Ngcela ukubuza Ntshosho ukuthi lezindaba osixoxela zona zisuka kubantu nje abasuke bekubhalele zona or mhlambe kusuke kuyizindaba ozaziyo ukuthi zenzeka?
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Zisuke zisuka kubantu ezenzeka kubo mama.
@phumimabanga962
@phumimabanga962 Жыл бұрын
@@TransformationLive1 Asbonge baba
@macbethmabena9816
@macbethmabena9816 Жыл бұрын
Asibonge
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Danki Mabena🙏
@abxgalela5275
@abxgalela5275 Жыл бұрын
Manjer bhuti awnalo yini uvalo ngazo inkabi ukuthi ukhuluma uveze ububi ngazo, ukuthi zingakukwatela zenze something kuwe cz Mina nginovalo nje?
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Ay ngeke bafo ungasabi😂😂
@Mvelase-kr3hd
@Mvelase-kr3hd Жыл бұрын
Usaphila uMjaheni Zondi?
@simphiwemkhize9475
@simphiwemkhize9475 Жыл бұрын
Awu kodwa bafo bengsafuna ukuzwa ukuthi laphelelaphi ishowe emva kokuth AMA owner athole ukuthi ukbona aba cisha uShange
@philanigabriel
@philanigabriel Жыл бұрын
Manje Cebekhulu njoba uthi lelicala lokubulawa kwa Shange alikaze limbophe uZondi is it not sensitive to release this kind of information on this platform since the case may still be under investigation..
@mrgubhela9397
@mrgubhela9397 Жыл бұрын
Cebekhulu qhubeka njalo mfethu usikhulise
@manelimbongwa42
@manelimbongwa42 Жыл бұрын
Kodwa lo bhuti obulala abantu akashintshe ithuba lise khona evume izono zakhe amukele ujesu ngoba uma engakwenzi lokho isihogo simulindile uyobe esesola efisa ekuba akazalwanga
@similolloyd2912
@similolloyd2912 Жыл бұрын
Isichume kakhulu le mboni yokushaya abantu ikhanda. Ngeke isanqandeka kuyabonakala... Ngicela uthi ukuwalula bafo ama Clip akho, ngoba yabona manje sengilangazelela enye. Bafo ngicela uke uchaze udaba lo muntu obedla umuthi westhunzi kodwa wagcina eboshiwe ukuthi ufike uqhubeke or kwenzekanjani uma esengaphakathi
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kulungile bafo sizochaza ngalokho, danki 🙏
@similolloyd2912
@similolloyd2912 Жыл бұрын
@@TransformationLive1 Sbonge 🙏🏽🙏🏽
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
@@similolloyd2912 🙏🙏🙏
@ayandagcina6667
@ayandagcina6667 Жыл бұрын
Nkunzi ke Lena
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Mfwethu 🤝
@simphwe7162
@simphwe7162 Жыл бұрын
Keep it up cebekhulu uwusizo oluhle mf2
@khulekaninyuswa721
@khulekaninyuswa721 Жыл бұрын
Ngabe usaphila uMjaheni Na?
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
I'm not really sure.
@Prof.Maxwell
@Prof.Maxwell Жыл бұрын
Buti can you can tell us why Taxi owners kill each other??
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
It's because of greed period.
@Prof.Maxwell
@Prof.Maxwell Жыл бұрын
@@TransformationLive1 Dankie Buti
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
@@Prof.Maxwell mfwethu 🤝
@sibusisomalinga1125
@sibusisomalinga1125 Жыл бұрын
manje ishowe lagcina lenze njani?
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Akwaziwa mfo...
@sibusisomalinga1125
@sibusisomalinga1125 Жыл бұрын
@@TransformationLive1 sibonge bhuti
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
@@sibusisomalinga1125 Danki nkunzi yami 🤙
@siyabongachili94
@siyabongachili94 Жыл бұрын
Uphi yena uMjaheni manje?
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Akaziwa ukuthi ukuphi mfo...
@lindokuhlemlindos9905
@lindokuhlemlindos9905 Жыл бұрын
sbonge kwi #transfomation Live ....sifunda lukhulu kule channel. .🙏
@Nqobbile9120
@Nqobbile9120 Жыл бұрын
Akubukeki uma ukompa amakhala. Please don't do it
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Uma ngiphethwe isayinasi ngenzenjani??
@Nqobbile9120
@Nqobbile9120 Жыл бұрын
@@TransformationLive1 phatha into yokusula, angisho kabi. Kuyafana nanoma isiphi isigulo. Angeke usuze when you are recording bese uthi ubuphethwe isisu and expect people to be ok with it. Uma uphambi kwabantu nje kunendlela yokwenza ehloniphekile.
IZINKABI CHRONICLES (Episode 4 - War against women)
11:04
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 44 М.
Usizi Amabhinca Aphenduka Izinkabi Egoli
14:21
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 46 М.
А ВЫ ЛЮБИТЕ ШКОЛУ?? #shorts
00:20
Паша Осадчий
Рет қаралды 2,2 МЛН
Cute kitty gadgets 💛
00:24
TheSoul Music Family
Рет қаралды 22 МЛН
Ayanda Msweli Foundation | Umkhuba Usendlini
34:11
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 112 М.
INOMBOLO
26:38
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 45 М.
Izinkabi chronicles [Episode 17]
39:06
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 94 М.
Usizi uSibiya Efela Ukudla Umfazi Womuntu
19:59
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 103 М.
CONFESSIONS ep2 | Prison Edition | Full Interview
14:51
1NorthWest TV ZA
Рет қаралды 4,7 М.
IZINKABI CHRONICLES - Episode 10[ Sputla's story and history]
31:40
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 106 М.
MTIBI'S STORY|| STORYTIME
20:12
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 54 М.
Prison vs Animals Farm
30:19
MC Menzisto Media
Рет қаралды 10 М.
AKA VS IZINKABI
27:19
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 392 М.
IZINKABI CHRONICLES - Episode 11[Nongoma war and Taxi bosses]
33:01
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 205 М.