IZINKABI CHRONICLES( Episode 9- Mchunu's painful story)

  Рет қаралды 48,198

TRANSFORMATION LIVE

TRANSFORMATION LIVE

Күн бұрын

Izinkabi chronicles- Mchunu's painful story
#podcast
#izinkabi
#storytime

Пікірлер: 190
@ndwandwewasendwedwe7964
@ndwandwewasendwedwe7964 Жыл бұрын
Ngisola lomfazi omncane, zaziyaphi izinkabi egumbini lokulala
@bongythwala9840
@bongythwala9840 Жыл бұрын
😂😂😂sesingabuye sisole ubani phela kungani asusa isibhamu sika baba lasihlala khona syosibeka komatalasi engazi ubaba
@nonhlanhlacele8516
@nonhlanhlacele8516 Жыл бұрын
Haybo uyena impela uMamncane. Ngisababaza ukuthi wayewasaphi amadodaangawazi ebedroom yomyeni wakhe? Ekade esisuseleni isibhamu wangamtshela?
@ndwandwewasendwedwe7964
@ndwandwewasendwedwe7964 Жыл бұрын
@@nonhlanhlacele8516 Nizosiqeda nina 🤣🤣🤣🤣🤣
@khethinkosijali9770
@khethinkosijali9770 Жыл бұрын
Umkhulu loyo njalo umchunu💔💔💔 yababhlungu nhliziyo yami ngalolo suku lapho ngangibhala i physics Monday yenzek Sartudae leyonto💔💔😪😭 baqamba amanga bathi abafana abazingelayo eyii😭 bathi mkhulu scabanga kuthi sivuke ksasa
@mabuyephethe
@mabuyephethe 10 ай бұрын
Phephisa bafo
@mbhewenhlesitholembewu1105
@mbhewenhlesitholembewu1105 Жыл бұрын
This is straight forward guys umfazi omncane 1. Why udedela amadoda ebsuku engene Eze eye ekamelweni ungawazi 2. Why remove Isbhamu lapho esihlala khona and communicate 3. Then kduke ama will Umfazi omncane is part of it makungenjalo she must justify ukuthi ubafaka kanjan abantu ababili abazobona umyeni wakho ebsuku with no reason ubavulele enqunu haaayi
@naveedsarwarmsarwar5156
@naveedsarwarmsarwar5156 Жыл бұрын
The courts were wrong for handing out the interdict. You can't allow a man's siblings to have his inheritance by word of their mouths when a man has 2 wives and kids. Will or no will the inheritance is to be divided equally amongst the CHILDREN. PERIOD.
@mzwamadodamzwa1289
@mzwamadodamzwa1289 Жыл бұрын
Thanks!
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Zwa, God bless you my brother, kwande nalapho othathe khona mkhulu🙌
@mzwamadodamzwa1289
@mzwamadodamzwa1289 Жыл бұрын
Kwaze kabuhlungu kepha ngisola nabafo bakhe mina. Bavela bathathe bangashiyeli ingane lutho. Umfazi omncane naye nje mhlawumbi usewaqoma omnye kubo labafo 😢😢
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kungenzeka futhi.
@tandybrockett1308
@tandybrockett1308 Жыл бұрын
Uthisha wadutshulwa hlambhe ngenxa yesikhundla aningcoli nibolile osathane basehlabeni ngenke ziyeke ukubulala abantu phela zakhohlwa ukufunda uma waya esinkolweni wafunda walalela kahle uthisha .nabazali bakho uba nonebheza kodwa nani khumbulani kuyeza nakini ukufa nofa ngendlela enanibulala ngayo baanye .
@valentinezulu8018
@valentinezulu8018 Жыл бұрын
Ngokubona kwam endaben yakomchunu abafowabo bayazi ukuthi yini eyadlumfowabo...babengasebenzi ngani nengani zakhe ukuth kutholakale ukuth umfowabo udliwe yin bagijimisa amafa nokuvimba ingane zakhe
@gugungcobo8676
@gugungcobo8676 Жыл бұрын
Ave unesneke mfowetu and uyasifundisa ngezinto ezenzekayo singaziboni. Uchume umsebenzi wakho.
@asandasokaya8154
@asandasokaya8154 Жыл бұрын
ever since l followed you l learned lot of things about life and how to behave in this world in order to live more life
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 Жыл бұрын
Mama omncane why engashongo kuMchunu ukuba isbhamu usisusile nelofuka alitsheli sad story ☹️
@FreedomCelimpilo-kg4cd
@FreedomCelimpilo-kg4cd 7 ай бұрын
Kodwa ke alitsheli into engi thusayo kanti abantu awubaindisi e Daningroom besubiza lonabamfunayo? 🤔 Wena uba khombe kamelwen
@nompumelelo3633
@nompumelelo3633 Жыл бұрын
Umamncane nobhuti bakhe uMcgunu badinga ukuya ejele bayabazi abantu ababulala uMchunu
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kunjalo sisi.
@mxoliclethoh4336
@mxoliclethoh4336 Жыл бұрын
Bulubexe Bhuti. Kubuhlungu okwethu Bantu abamnyama siqobana njengo anyanisi,sidlelana umona ,noma ngabe ungawenzela okuncane okuhle umphakathi kodwa kuzoba nabathile abazongahambisani nosizo kuthiwa uzenza ncono ,masiswele bejabule Uma usuthola usizo kuthiwe uhlangene nosban Bani.. Kunzima ey😩🥺😫
@LoyisoSophangisa-b7t
@LoyisoSophangisa-b7t Жыл бұрын
Syabonga bhuti ngihlala ngikumamele njela at Jozi
@siyabongakhumalo1660
@siyabongakhumalo1660 Жыл бұрын
Tjooooo.. Lendaba yenkabi kazi iyoqedwa kanjani
@charlessukati4866
@charlessukati4866 Жыл бұрын
Family greed and corruption at play 😮😢
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Exactly.
@mapumulopampamela
@mapumulopampamela Жыл бұрын
Ngyathanda umah ufunda indaba eyi i can't watch anything besides your videos ❤❤❤ , indlela ofunda ngayo is another level ❤❤❤ syabonga for this painful stories 😢😢 I really love it
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Siyabonga sisi❤
@thembindlela9678
@thembindlela9678 Жыл бұрын
Kodwa hlobo luni lwabantu lolu they are so young and have already chosen their careers? How wonderful! Well done parents you DoD a sterling job bringing thugs up
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Eyy kunzima.
@thembim4902
@thembim4902 Жыл бұрын
Kusemthethweni na ukuba abafowabo bomufi bathathe into zakhe yena enemakhosikazi nengane? Kanti uma incwadi yamafa/will ingekho akusebenzi umthetho we-interstate will na?
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kufanele kusebenze wona, babenza ubugebengu nje.
@nonhlanhlacele8516
@nonhlanhlacele8516 Жыл бұрын
Umamncane uyena owahlela ukufa kwendoda yakhe. Ubani othatha abantu angabazi abafake ekamerweni ekade esuse isbhamu somnikazi waso la sihlala khona.
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 Жыл бұрын
Present my Buti 🙌 ayi yabona lendaba ka gesi
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Iyahlupha.
@gugumazibuko3094
@gugumazibuko3094 Ай бұрын
Hawu zitholakala kuphi izinkabi ngiyazifuna yazi kunomuntu engifuna bamdubule ngicela ukwazi ukuthi batholakala kuphi amabutho
@ovuyombunquka9879
@ovuyombunquka9879 Жыл бұрын
Zimbi kdwa iintliziyo zabanyabantu, abantwan besahlukunyezwe kukushona kabana wazo babe belwiswa ngamafa 💔
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Mfwethu 😥😥😥😥
@ripples4ever
@ripples4ever Жыл бұрын
Thanks for sharing
@nkanyisodlamini9210
@nkanyisodlamini9210 Жыл бұрын
Sengikhona bhuty omdala mark me present as alwayz.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
🙏🙏🙏
@gugumpanza3665
@gugumpanza3665 Жыл бұрын
😢😢😢Impendulo sengiyitholile, sasuselwani isibhamu lasihlala khona ngalelolanga and umnikazi waso wangabe esatshelwa??🤔🤔🤔🤔🤔😭😭
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Impendulo isobala.
@smangangema8258
@smangangema8258 Жыл бұрын
Mam ncane is behind this
@osiniqt3957
@osiniqt3957 Жыл бұрын
Kuzwakala sengathi onesandla kulodaba okaMagudulela first suspect ngokusobala but nokaMawela lo owathengelwa umuzi eGoli naye angaba nesandla. All b/cos babengazi ukuth uMacingwane akayenzanga iWill. Okubuhlungu ukuth,in court "it not what you know but what you can prove" Sibonge Cebekhulu 🤝
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Exactly bhuti, danki.
@shakazulu5334
@shakazulu5334 Жыл бұрын
Mfweeeethuuuuu, since ngiqale last week to follow your channel, hence I'm not a social media person I don't even have FB... Kodwa kuningi esengikuzuzile, ng'cela if possible ngikwazi ukuthola all your stories, from episode 1...🙏
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Thanks a lot, please scroll down ku channel uzowathola ama videos akhona.
@sithembelemdoda6513
@sithembelemdoda6513 Жыл бұрын
Kukhona okushaya amanzi ngo 2nd wife udaba lwesibham esasuswa endaweni yaso, nokuthi why engazange ambize aphumele ngaphandle why wafaka amadoda ekamelweni lomnomzana
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Uyalwazi udaba lona.
@nonhlanhlacele8516
@nonhlanhlacele8516 Жыл бұрын
Ey akalandwe umamncane ngeke
@_COCOgal
@_COCOgal Ай бұрын
Mamncane ngeke unedibindi aibo ufihla isibhamu sendoda. Zadliwa kanjalo izinto zika Mchunu😢😢😢😢jesoooo! Corruption eSouth Africa. Kanti wayeyindoda enjani uMchunu?
@nesieagrinneth508
@nesieagrinneth508 Жыл бұрын
Le isobala, noma ngangingekho kodwa, nengane .
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Icacile ayidinge kutolikwa mfwethu.
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 Жыл бұрын
Hayi ppl are so cruel this days, why mara!!!, Shocking 😢😢😢,those boys!!!ngabi siyaphi maafrika, why sibulalane kab'hlungu kangaka!!!!😢😢
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kunzima😥😥
@Mvelase-kr3hd
@Mvelase-kr3hd Жыл бұрын
Bafoka mchunu bayalazi iciniso...i can bet!!!!!
@siyabongangxitho8455
@siyabongangxitho8455 Жыл бұрын
Manje lomama uvumele abantu angabazi baye ekamelweni lokulala,ayi kunukasantungwana lapho.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kukhona okushaya amanzi.
@bongkwandamhlungu4800
@bongkwandamhlungu4800 Жыл бұрын
🤔
@sifisombele8203
@sifisombele8203 6 ай бұрын
Ebe efunani umfazi esbhamin sendoda, vele uye owabulala u Mnchunu
@anitaakpasubi1623
@anitaakpasubi1623 Жыл бұрын
When my father died we were straggling so much i almost resorted to crime, God i didn't
@busanisibiya4981
@busanisibiya4981 Жыл бұрын
Sisacela u post usuku nosuku bhut ngeke uyasilambisa ngama video akho.. Nalento yokuthi I video uyipost namhlanj ize ngene Ngo mhlaka 16 June angibon kahl bhut please mkhaya sisa cela upost usuku nosuku... Uma ngi bheda Ngyaxolisa Kodwa ngyacela
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Siyaxolisa kakhulu mkhaya, sisalungisa bafwethu izinto azihambi ngokohlelo lwethu but sizonilethela umsebenzi ningakhathazeki.
@thembekampungose1374
@thembekampungose1374 Жыл бұрын
Ma"mnancan uyalazi iqiniso 😢😢😢 kungani wafihla isibhamu yhoo uyayifela into yakho emhlaben
@phumimabanga962
@phumimabanga962 Жыл бұрын
Ngyavuma nam lapho. Wayaz ukuthi uma engafihla isbhamu asifihle kwenye indawo, wayengeke akwaz ukuzivikela umyeni wakhe
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Impela kunjalo Thembeka.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
@@phumimabanga962 True that, Mabanga.
@philanimdumavundla
@philanimdumavundla Жыл бұрын
Ay bandla 😢😢... Izinkabi zinonya kodwa. Ibuhlungu lento ngoba nabo abanye bayafisa kuwuyeka lo msebenzi. Ngike ngabukela udaba lwenkabi nje ku AyandaMsweli TV channel... Very shocking 😮
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Eyy mfwethu leyankabi yakhuluma izinto ezishaqisayo.
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 Жыл бұрын
Umfazi uvula kanjani umnyango ebusuku ikhona indoda wabheda lomfazi uyena owabulalisa indoda.
@ElizabethMokoena-oh7py
@ElizabethMokoena-oh7py Жыл бұрын
Eish siyabonga baba isfundo
@FreedomCelimpilo-kg4cd
@FreedomCelimpilo-kg4cd 7 ай бұрын
Ay 😮isibhamu sa Mchunu, sasuswa endawen kanti uzohlasela? 🤔 Kanti abantu mebefuna kukhuluma no Muntu bangeniswa e kamelwen, abaindiswa e Daningroom.? Ay uphenyo mayelana naloludaba sengathi lunga hamba uhambe luvele
@lindikhayastemele3526
@lindikhayastemele3526 Жыл бұрын
Utengiswe ngaba Kubo Lo Bhutia jhooo painful bafo
@DumsileWendy
@DumsileWendy 2 ай бұрын
Umuntu uyaphi ekameleni ngoba kwakumele balinde e sitting room ayi ngeke wasisuselani isbhamu wngamtshel umnikazi ayicha kodwa shame alale ngokuthula Mchunu😢
@Winny_V
@Winny_V Жыл бұрын
Uyawuthanda umsebenzi wakho bhutiwami❤❤❤❤
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Thank you🙏
@lelobamatenge4846
@lelobamatenge4846 Жыл бұрын
Umamncane kukhona akwaziyo wasisuselani isbhamu
@mondlimphilisi5412
@mondlimphilisi5412 Жыл бұрын
Kazi uphumaphi we MC
@mandlagumede3553
@mandlagumede3553 Жыл бұрын
Isobalanje cebekhulu abafowabo kamchunu nomfaz omncane bayakwaz kufakukamchunu mamncan mayeshintsha isbhamu y engakhulumi
@onesiphosongelwakhoza988
@onesiphosongelwakhoza988 Жыл бұрын
Mamncane ungenisa njani abantu ekamereni ...hay
@eliasmaponya7063
@eliasmaponya7063 Жыл бұрын
I think all family need to be prosecuted, especially second wife and her children including extended family
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Impela kumele bethathelwe izinyathelo.
@ayandagcina6667
@ayandagcina6667 Жыл бұрын
Eyyy kunzima
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kakhulu.
@thembim4902
@thembim4902 Жыл бұрын
Ikamelo labantu liyahlonishwa. Akuzona zonke izethekeli ezifika emakamelweni. Umamncane wangenisa kanjani abantu angabazi ekamelweni?
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Uyalazi iqiniso lona.
@thobilemkhize1069
@thobilemkhize1069 Жыл бұрын
UChunu yibo bafowabo behlangene noma ma omncane abambulala
@TholithembaZungu-zp9vq
@TholithembaZungu-zp9vq Жыл бұрын
hmm obhuty kodwar ayii ngeke ngyabasolar way benze njr
@fezilemthwazi8695
@fezilemthwazi8695 Жыл бұрын
Eish bro yam kubi😢 elilizwe litshabalele nkoc yam
@SthabisoMkhonza
@SthabisoMkhonza 8 ай бұрын
Lomamncane ufunu shawa nje iqiniso lidlamagalane kulomamo mncane waze wancola sies ezale ingane eningi enze sengathi uyithanda kakhulu lendoda kamtmmmmm
@ngqaphelindwandwe9452
@ngqaphelindwandwe9452 11 ай бұрын
Ey izinkabi kazideli
@zakhelendulini3835
@zakhelendulini3835 Жыл бұрын
Mmm umfazi uhlanganaphi nesibhamu sendoda
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Abafazi bamanje nokusa too much.
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Жыл бұрын
CEBEKHULU NETHIMBA LAKHO NGIYANIBINGELELA UMAMCANE UYAYAZI INDABA NABASEMZINI WAKHE BANESIHLUNGU ESINGAKA
@tholakelebhengu4342
@tholakelebhengu4342 Жыл бұрын
Mina ngisola abafowabo nomama omncane
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Yibo abasolwa abakhulu vele.
@mabuyephethe
@mabuyephethe 10 ай бұрын
Lomfazi ungangenisa abantu ongabazi ekamelweni ebusuku aibo
@sandiledlamini3539
@sandiledlamini3539 Жыл бұрын
Spine-chilling acts 😢 😢 Do we have female Zinkabis in SA we Mr Cebekhulu n Team??
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Zingaba khona but ku rare to find them.
@nonhlanhlacele8516
@nonhlanhlacele8516 Жыл бұрын
Yizina eziyingozi impela ke lezo ngoba azisolakali
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
@@nonhlanhlacele8516 Exactly.
@sphelelemzizi401
@sphelelemzizi401 Жыл бұрын
Umkhokha usekhaya kulolu daba Luka Macingwane mina ngibona kuyena Umfazi wakhe omncane owambophela amanqina enyathi
@abrammbokazi9548
@abrammbokazi9548 Жыл бұрын
Iningi labantu abakuprovince yethu banomona nenzondo abafuni nokusebenza bafuna ukusetshenzelwa bayizinza nezinja zingcono ngoba ziyakhonkotha😢
@nqobilesibiya3126
@nqobilesibiya3126 Жыл бұрын
So umamncane ufaka amadoda angawazi ekamelweni lomyeni wakhe🤔ai khona okungahambi kahle la
@wisemanngcobo1305
@wisemanngcobo1305 Жыл бұрын
U Mc megqoke leli shirt usuke eza nesgaxa sendaba🤞
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kusuke kushube ngempela futhi kungadlalwa😂😂
@omakoyaingomayasenkandla8139
@omakoyaingomayasenkandla8139 Жыл бұрын
Umuntu uma ekokota emnyango ikakhulukazi ebusuku noma emini nje efuna umuntu osendlini uyaye umazise umuntu okuziwe kuye Mezinsto naba obhuti la bathi beze kuwe ikakhulukazi ongabazi wena ovule umnyango, bangene yini noma wena uzoza kubo? Kodwake angisho lutho bengisika nje nami kwelijikayo njengesakhamuzi
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Yonke lento isobala mfwethu.
@gugumazibuko3094
@gugumazibuko3094 Ай бұрын
Zitholakala kuphi izinkabi
@mandlajeffrey6241
@mandlajeffrey6241 Жыл бұрын
Ngisola umfazi omncane wahlangana nabafowabo baMchunu kwenziwa itulo lokuthi abulawe
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kungenzeka nalokho.
@gugumpanza3665
@gugumpanza3665 Жыл бұрын
Hhah sasintshontswe ubani isibhamu sikaMchunu lasihlala khona?????🤔🤔🤔🤔🤔🤔
@valentinezulu8018
@valentinezulu8018 Жыл бұрын
Kant yena wangenisa njan abantu angabazi endlini azabase nangasekamerweni abafunele nebench umamncane makathonisiswe bakith iqiniso lingavela sakudlala
@sifisombele8203
@sifisombele8203 6 ай бұрын
Lomfaz uyena
@thembanimakhoba1747
@thembanimakhoba1747 Жыл бұрын
Izinja abafwabo kaMchunu
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kakhulu.
@muziwenkosimafu4119
@muziwenkosimafu4119 3 ай бұрын
Umfaz omncane unesandla lapho
@thobilemkhize1069
@thobilemkhize1069 Жыл бұрын
Mmmm ,kwaze kwabhlungu
@ThulileZondi-ob4xo
@ThulileZondi-ob4xo Жыл бұрын
ushayisa amakhala le ka mamncane why amkhomba ekamelweni nesbhamu esifihlile la kwazi khona yena necala lakhishwa kwi court roll
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Impela kunjalo.
@syabongamkhwanazi3373
@syabongamkhwanazi3373 Жыл бұрын
Mamncane Uyen owaz iqiniso
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Exactly.
@nkunzemnyama
@nkunzemnyama Жыл бұрын
Problem indaba yokungabhali i Will
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kakhulu.
@sihlemasondo2898
@sihlemasondo2898 Жыл бұрын
Lindakamkhonto eMondlo kusekhaya
@dumi141kunenekunene2
@dumi141kunenekunene2 Жыл бұрын
uMamncane, isbhamu removed edraweni safakwa kuMatress. If kufika strangers kwakho aziyi ekamerweni. Why engayanga kumyeni wakhe ekamerweni amhlebele athi kunamadoda akufunayo angiwazi. Nabafowabo why bathatha everything?
@thabanimbatha8565
@thabanimbatha8565 Жыл бұрын
Wabulawa abafowabo
@mduduzisibisi
@mduduzisibisi Жыл бұрын
Uma zixoxa inkabi kuyenzeka yini zibe nenkinga mayelana nokucushwa kwamathuna noma yizidumbu?
@lindokuhlemlindos9905
@lindokuhlemlindos9905 Жыл бұрын
dankie mc 💪
@mangenandodana9792
@mangenandodana9792 Жыл бұрын
Umamncane unenkinga ngempela yini ethumela abantu angabazi ekamelelwani
@izindabaezinhle-mbi9653
@izindabaezinhle-mbi9653 Жыл бұрын
So umamncane unezingane ezingu 15?
@zamanimthembu6933
@zamanimthembu6933 Жыл бұрын
Ungshaye ngoCallBack masekunjalo
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Okay😂😂 kodwa nawe phela presser i notification bell ukuzwe uzohlezi ubona uma i video isingena ndoda.
@georgemabena6664
@georgemabena6664 Жыл бұрын
nomabathini umamcane uyazi
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Uyalwazi udaba.
@mamsiemakubo2770
@mamsiemakubo2770 Жыл бұрын
Mmm lomamcane hayi uyayazi indaba why evulela abantu angabazi abakhombe ikamelo ukuthi bangene kungathi abantu bomndeni bazobona umuntu ogulayo 🤔ubemdayisa vele uyabazi bahlangene nabafowabo myeni wakhe bamthembise okuthile
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kunjalo Mamsie.
@LindelaniMazibuko-jj5zl
@LindelaniMazibuko-jj5zl Жыл бұрын
Umama omncane nabafwabo baMchunu bayalazi iqiniso
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kakhulu.
@ezimnandichannel1018
@ezimnandichannel1018 Жыл бұрын
Nabafowabo bamchunu kodwa hayi kungathi enezingane Bona bathathe konke
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Babebheda nje, benza ubunja.
@ThavhanyedzaMLucky
@ThavhanyedzaMLucky 8 ай бұрын
Mama mncane she knew something
@senzomthethwa6645
@senzomthethwa6645 Жыл бұрын
Kwanzima
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kakhulu.
@joycemthimkhulu4475
@joycemthimkhulu4475 11 ай бұрын
Yooo inzima impilo kulomhlaba😢
@zodwadlamini4213
@zodwadlamini4213 Жыл бұрын
Mamncane wazi something nguye owenza ukuthi indoda ice why wasusa isibhamu why wathi abangene e kamelweni
@lindiweraseroka5944
@lindiweraseroka5944 Жыл бұрын
If akuna Will all the deceased estate goes to his wives mos the residues goes to his children. Abangeni ndawo abofo bamufi😢. U mamncane ehlangene nobafo bamufi babulala umufi. Wake wezwaphi kuthiwa uyisa abantu ekamerweni worse oqala nokubabona. You hardly take even your relatives ekamerweni. Abaseshi bathengwa bayalazi iqiniso
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kunjalo nje mfwethu.
@kamaveetv
@kamaveetv Жыл бұрын
So sad indaba kaMchunu😢😢
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
😥😥
@chelengwenya6965
@chelengwenya6965 Жыл бұрын
Mamncane uyayazi indaba
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Nje.
@LindelaniMazibuko-jj5zl
@LindelaniMazibuko-jj5zl Жыл бұрын
Mina ngthanda ishethi lakho
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Awu danki🙏
@FreedomCelimpilo-kg4cd
@FreedomCelimpilo-kg4cd 7 ай бұрын
Ay bo 😳 isibhamu sa Mchunu siphi?
IZINKABI CHRONICLES - Episode 10[ Sputla's story and history]
31:40
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 113 М.
THE DEATH OF NOMBUSO
23:21
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 55 М.
NGATHI NGIYAGANWA NGAVELE  NGALANDA IDUNGAMUZI UQOBO LWALO
57:20
THULELENI TV
Рет қаралды 60 М.
Isakhala namanje insizwa edonsa u 19 years eJele
29:49
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 47 М.
Idlozi Ithongo
35:19
Real African Innovators
Рет қаралды 832
UMTAPO STORY|| LOCK DOWN SCANDALS
18:56
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 33 М.
EPISODE 2 Umncebo wegazi awuna mpumelelo
29:31
Dr Mkhulu Mashilam
Рет қаралды 40 М.
Kuyadabukisa okwenzeke ku mfoka Khumalo eJozini
21:44
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 34 М.
I was Sentenced to 35 Years for Multiple Crimes
15:58
The Agenda Network
Рет қаралды 41 М.
PAINFUL STORY OF DLADLA|| UNLAWFUL ARRESTED
31:00
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 38 М.