izintwala zefa | izintwala zensila | izintwala zesichtho | Dr Msimango

  Рет қаралды 4,386

Nufliq

Nufliq

Күн бұрын

Пікірлер: 19
@mandlamthembu924
@mandlamthembu924 2 жыл бұрын
Ay bakwethu ngenkulu inhlonipho okushiwo umkhulu lapha ngiyaphikisana nakho ake nifune ulwaz kubelap bendabuko khona nizothola ulwazi ngalento ngoba into ekhulunyiwe ayiqondile thokoza🙏
@saffair1
@saffair1 3 жыл бұрын
Amen Pastor , Siyabonga futhi ulwazi osipha lona kanye nodokotela . Ngsacela ungihlaziyele nanti iphupho , ngiphupha ngisendaweni engathi kusa hholo kugcwele bese nje esithubeni kuvele inyoka enkulu abantu baqale babaleke lenyoka ingibuke nje ingahlaseli kodwa kube ngathi ihlasela abanye , kusenjalo ngizibone ngisesikoleni nakhona sibaningi kungathi ihholo nakhona kodwa khona kuqhamuke amabhubesi amabili akwatile ayahlasela sekuyabalekwa nakhona ngivele ngibambeke ngime ngingakwazi ukunyakaza uvalo lize lebhubezi elinye ligijima lifike lizoma phambi kwami lingibheke bese lindlula libambe omunye ubaba limhlasele athi makalele phansi lijampele omunye naye limenze kanjalo , leli elinye lisondele ngakimi lizohlala eceleni kwami lingahlaseli . Ngbonge usazophendula
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
(91) UKUPHUPHA INYOKA ENKULU (a) Uma uphupha inyoka emyama iwuphawu olumele izitha noma isitha ezikubhekile. (b) Uma uphupha inyoka enkulu ikubuka ingakuhlaseli kepha ihlasela abanye wuphawu lwesitha esibi okungenzeka unamandla kunaso ingakho singaakhoni ukuhlasela. (2) UKUPHUPHA IBHUBESI/AMABHUBESI (a) Uma uphupha ubona ibhubesi kusho ukuthi kunengozi esina ikujeqeza. (b) Uma uphupha ibhubesi lithukuthele lilimaza abantu onabo kepha lingakwenzi wena kusho ukuthi izitha zakho noma zifuna ukukwenza kabi zibuye zizikhuze. Uma uphupha ibhubesi ulehlula kuvme ukuba wuphawu olusho ukuthi uyovuzwa ngenxa yokuzikhandla noma ukusebenza kwanzima kwakho okungaba ngodumo noma impumelelo emsebenzini. SUMMARY Iphupho likuxwayisa ngezitha ezigade isinyathelo nesinyathelo osithathayo empilweni. Inkosi ithele'umusa
@saffair1
@saffair1 3 жыл бұрын
@@NufliqOnline Ngiyabonga kakhulu, ngizoqinisa emkhulekweni Inkosi ikwandisele Pasta 👏👏👏
@sphesp4251
@sphesp4251 2 жыл бұрын
Cela ungibuzela kumkhulu malini ukuqeda izintwala zomeqo
@vuyolwethusigaji3175
@vuyolwethusigaji3175 3 жыл бұрын
Amen Pastor. Ngiphuphe ngihanjwa zii nyosi umzimba wonke ngikulo mama. Azingidlanga zingihambe nje zangiyeka.
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
UKUPHUPHA IZINYOSI (a) Uma uphupha uhanjwa yizinyosi kungaba wuphawu lokufunjwa ngesicho. (b) futhi uma uphupha uhanjwa yizinyosi kungaba wuphawu lokuthi bakuthumela ngamabutho. Inkosi ithel'umusa
@vuyolwethusigaji3175
@vuyolwethusigaji3175 3 жыл бұрын
@@NufliqOnline ngiyabonga pastor 🙌
@nokwandanoks1054
@nokwandanoks1054 2 жыл бұрын
Thokoza Mkhulu ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha udadewenu enezintwala ekhanda zibomvu engathi enye ngiyayibulala, bese ngibheke imithi ngiyamugcoba bese ngithi ngibuza kumama wami ikhambi ukhulu wami ayezelapha ngazo. Omunye udadewethu bengathandi ngimusize lo onenkinga bt ngaqhubeka ngenkani?
@sphiwosakhegwala5140
@sphiwosakhegwala5140 3 жыл бұрын
DR... UTHOLAKALAPHI NENDAWO
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
Tembisa, 230 Jiyane Section
@mzamotry4623
@mzamotry4623 Ай бұрын
Usatholakala? ​@@NufliqOnline
@coralkhumalo5347
@coralkhumalo5347 3 жыл бұрын
Thokozani ekhaya, kungabe kuqhaza ukuthini ukuphupha ugijimiswa umulungu ungena e swimming pool kodwa amanzi akhona aluhlaza okusa lake/dam water. Ngyabonga nisazophendula
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
UKUPHUPHA UMLUNGU (a) Uma uphupha ujahwa umlungu kungasho ukuthi bakuthumela ngesilwane. UKUNGENA KUSWIMING POOL ENAMZI ASABEKAYO (b) Kungasho ukuthi ungena ezingeni embi ongeke uyithathe serious ngenxa yezigadlo. Inkos'ithel'umusa
@vukanidlamini7693
@vukanidlamini7693 3 жыл бұрын
Yimi owokuqala ovulile😅😅
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
Isandla sedlula ikhanda ngane yakwethu. inkosi ithel'umusa
@yollandahmagubane3938
@yollandahmagubane3938 3 жыл бұрын
😂😂😂😂🤣🤣🤣🤣🤣
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
Inkosi ithel'umusa.
Triple kill😹
00:18
GG Animation
Рет қаралды 17 МЛН
这是自救的好办法 #路飞#海贼王
00:43
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 109 МЛН
бабл ти гель для душа // Eva mash
01:00
EVA mash
Рет қаралды 7 МЛН
Isichitho | Gogo Bathini Mbatha TV | The only Bookings Line: 035 799 5703
5:27
Dr. Gogo Bathini Mbatha TV
Рет қаралды 118 М.
11. Byzantium - Last of the Romans
3:27:31
Fall of Civilizations
Рет қаралды 5 МЛН
Ukuphupha "inja" explained
11:06
Nufliq
Рет қаралды 51 М.
Isipoki Sami - Dr 2+2
14:01
TSOGO TV
Рет қаралды 87 М.
Ukuphupha ushaya ingane | @pastorweningi
3:59
Nufliq
Рет қаралды 2,3 М.
Abantu abahlushwa izintwala | Kubaba zonke izindawo ezinoboya
4:07
Gogo Mseleku
Рет қаралды 3,7 М.
Izizwe nobungozi bazo
17:10
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 18 М.
Triple kill😹
00:18
GG Animation
Рет қаралды 17 МЛН