Johnny Dimba - Dear Msakazi

  Рет қаралды 191,766

Adin Mlungwana

Adin Mlungwana

7 жыл бұрын

For promotional use only. Subscribe for more.

Пікірлер: 203
@jackmazi2814
@jackmazi2814 6 жыл бұрын
Msakazi angivamile ukubhalela ohlelweni lwakho kepha ngithe namhlanje make ngithathe ipeni nekhadi ngibhale. Sengine hora ngihlezi ngibeke indlebe emsakazweni wami ngilalele uhlelo lwakho olumnandi. Ubudukluduklu bezingoma zeDisco ngibuzwile, ubutlavatlava bamanoni eJazz ngabenanela Ngabhema ngakholwa zihlonono zonyawo lomgqashiyo. Ngaphambi kokuba ulugoqe uhlelo lwakho msakazi, ngaphambi kokuba ngibuvumele bungiyise kwelamathongo. Ngaphambi kokuba ngisincishe impilo isibani sami. Ngicela ungithathe ngamehlo engqondo ungigudlise uGu lolwandle ngaseNyakatho. Ukuze kuthi nxashane ngiqhwakela osebeni, lapho uThukela luzidela amathambo luzijuba olwandle, bese ngiyihaya eyami ingoma yothando. Yebo ngiyababona ontanga behlab’uhele bededelana ngensimbi kaTelephone ngamaDinner, umuntu ehleka kuvela elomhlathi. Ikhononde insimbi yabelungu ayidizele ngemfumba yawosheleni maqede aqhubeke namahlaya akhe. Pho mina ngingamushayela kanjani othandiweyo wami? Ingani uthelefoni okhona usesitolo lena phansi kwentaba. Kungaze kuphele amakhulukhulu awosheleni beyomufuna emasimini lapho ehlakula khona, noma bangamuthola kungaphela amanye amahora amaningi esayoshaya ingqakala emfuleni ukuze icwebezele. Msakazi, lesi sitshodo msakazi esiphambi kwami ekhathonini. Singikhumbuza mhlangi khwela ngiza lapha esilungwini. Wayengiphathele umshumbu owawusamancishana, okwathi lapho ugada eyishaya indweba yakhe yokugcina ngamuthi jeqe kanye maqede wasikhihla isililo sikaNandi kwaye kwananela nezihosha. Nanamhlanje ngisasizwa isilokozane sakhe enhliziyweni yami. Yingakho inhliziyo yami seyaba nomgodi ongafunga ukuthi wambiwa ngogeja-mbazo. Yingakhoke Msakazi nginxusa wena, ngephimbo lakho elingadingi ncwadi nathelefoni, ngephimbo lakho elifinyelela ngiso nasemasimini, ngephimbo lakho elifinyelela ngisho nasemaxhibeni, uthi ngithe ntabezikude zingumasithela ngoba zingisithela u-my Thululu, akusensuku zatshwala siphinde sihlangane phansi kwezintaba zoNdi noKhahlamba. Msakazi amade anginawo,ngiyaphela lapha
@adinmlungwana5054
@adinmlungwana5054 6 жыл бұрын
Wasibhala kamnandi isiZulu nsizwa yakithi
@nazikalala
@nazikalala 5 жыл бұрын
Ubhalile Jack, yilesi engakhula ngisikhuluma isiZulu. Weqe lapho khona ethi "ngasibethel' ekhanda" nokuthi akathi thelefoni, uthi "thenefomu"
@bathandwasjams4625
@bathandwasjams4625 4 жыл бұрын
Oh Madoda 🙆🏿‍♂️
@mrsoshadabaadman
@mrsoshadabaadman 4 жыл бұрын
Thank you for umsebenzi omngaka. Inkosi ikubusise.
@nananzimande9975
@nananzimande9975 4 жыл бұрын
Beautiful IsiZulu!
@lindamndawe
@lindamndawe 5 ай бұрын
2024 I'm here. This reminds me of my Dad. May his soul rest in peace.
@nellysthole4305
@nellysthole4305 4 жыл бұрын
Who is lestening with me on 2020???
@adinmlungwana5054
@adinmlungwana5054 3 жыл бұрын
December 2020
@mafiosaltamira7947
@mafiosaltamira7947 3 жыл бұрын
Me too homegirl
@adinmlungwana5054
@adinmlungwana5054 2 жыл бұрын
I am still here in Sept 2021
@ps_leesh4242
@ps_leesh4242 Жыл бұрын
2023-01-31
@makhosizasendulo6436
@makhosizasendulo6436 Жыл бұрын
May 2023 IsiZulu esimnandi!!
@spiceshabalala3416
@spiceshabalala3416 6 жыл бұрын
The best Zulu love song of all time
@njabulohlongwane4552
@njabulohlongwane4552 Жыл бұрын
Engabe ubani olalele nami lenkondlo yothando ❤, kulonyaka wezi 2023??😊
@ephodiaskosana8317
@ephodiaskosana8317 5 жыл бұрын
Who is listening with me 2019????
@ntuthukongema495
@ntuthukongema495 5 жыл бұрын
me hey
@siphiwesihlengubo4436
@siphiwesihlengubo4436 4 жыл бұрын
Sisonke
@nondumisonkosi4212
@nondumisonkosi4212 4 жыл бұрын
Me!!!
@adinmlungwana5054
@adinmlungwana5054 4 жыл бұрын
Eternal melodies
@mdunene2756
@mdunene2756 4 жыл бұрын
2020
@nokulungamncube5428
@nokulungamncube5428 4 жыл бұрын
Texting will never replace writing.
@adinmlungwana5054
@adinmlungwana5054 3 жыл бұрын
Asoze!!
@nazikalala
@nazikalala 5 жыл бұрын
Ewu madoda, siyabonga ngalelinoni. The beauty of this song lies in understanding the message. Pity that as time goes not many people will understand ukuthi ithini lengoma. Ngisho nabakhuluma isizulu uma bengabanga nenhlanhla yokuhlala emakhaya kuningi abangeke bakuzwe. Isitshodo, umancishana, umshumbu, ingqakala, usheleni. Abaningi abayazi yonke lento, angisakuphathi ke ukuyihlanganisa ndawonye yakhe umyalezo ophelele. What a song!!!
@mysticman9331
@mysticman9331 5 жыл бұрын
Kukithi ukuthi izinto ezingamagugu kithi siyazivikela noma qha. Abantu abazalwe kuleminyaka yamanje akulula ukuthi basheshe bayithole ukuthi ithini lengoma. Kulesisikhathi so whattsup nama cell phone akulula ukucabanga isikhathi lapho wawungakwazi ukukhuluma nothandiweyo wakho kuphele izinyinga. Inhliziyo yakho ilokhu ilangazela njalo njalo.
@samkelisiwejennetgina434
@samkelisiwejennetgina434 Жыл бұрын
,After all these years.2022 it still brings warmth 💖🙏🏾💯
@ntobekomthethwa7122
@ntobekomthethwa7122 4 жыл бұрын
Yacikoza leNsizwa. This song will make you miss the girlfriend you never had.
@teeceendaba4010
@teeceendaba4010 3 жыл бұрын
The girlfrend you never had. Wow.
@mosesmamba8438
@mosesmamba8438 2 жыл бұрын
The girlfriend you never had. Poetry madoda. Love that all the way from Swaziland.
@sphelelezulu5876
@sphelelezulu5876 3 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@Cebo88
@Cebo88 3 жыл бұрын
A collector's item. What a masterpiece of music.
@mysticman9331
@mysticman9331 5 жыл бұрын
I have been missing this song. Thanks to the internet now I can just listen to it anytime. Can someone please re-issue the album with this song so that we can buy it. Music like this should not be allowed to just dissappear like that. Siyabonga baba Dimba. Wayibeka induku ebandla ngalengoma. Ulale ngoxolo nsizwa yakithi. Iyobonana kwelizayo.
@lindiwerejoicengubane4526
@lindiwerejoicengubane4526 5 жыл бұрын
Ikhononde insimbi yomlungu ayidizele ngemfumba yabosheleni😘😘
@doctorisaac7869
@doctorisaac7869 2 ай бұрын
Who's listening with me 2024 , timeless tune💯🎶
@Thakanoxi
@Thakanoxi Ай бұрын
Classic, timeless, Zulu love aong❤
@kennethmsiza4633
@kennethmsiza4633 6 жыл бұрын
Don't know how long I've been listening to this song
@spiceshabalala3416
@spiceshabalala3416 6 жыл бұрын
I still have the vinyl. I've kept it for years
@user-fu2st3qu6u
@user-fu2st3qu6u Жыл бұрын
Wangibusisa Qhawe lakit John Dimba 2023, uyiciko umsebenzi wakho iwona okuchaza kancono kunamazwi aphimisiwe.
@mnumzanemchunu776
@mnumzanemchunu776 3 жыл бұрын
Opening 2021 the traditional way. Any one fighting Covid-19 in 2021?
@adinmlungwana5054
@adinmlungwana5054 2 жыл бұрын
I hope you won the fight❤
@sizwesamantshalimtshali5949
@sizwesamantshalimtshali5949 4 жыл бұрын
I am here 2020🇿🇦🙏🏿🇿🇦😍🇿🇦🙏🏿
@lindiwembatha2915
@lindiwembatha2915 4 жыл бұрын
Ubani olalele umfoka Dimba ngo 2020 ??
@mnumzanemchunu776
@mnumzanemchunu776 3 жыл бұрын
On loud speakers in 2021 sisekhona.
@magxollogxolo8508
@magxollogxolo8508 6 жыл бұрын
Thank you Adin for adding this masterpiece of a Zulu love song
@sbusisodladla1976
@sbusisodladla1976 3 жыл бұрын
UThixo akubusise Adin, ungiphilisile namhlanje
@sphamandlashabalala3304
@sphamandlashabalala3304 25 күн бұрын
Remind me of my father, used to love this song.
@thamidt1840
@thamidt1840 3 жыл бұрын
Wow... I been looking for this song for long
@langamaphumulo5009
@langamaphumulo5009 Жыл бұрын
Siyabonga ngomusa ka Baba oseZulwini ngokusigcina asinike impilo ende! Ngangisemncane leliculo lidlalwa emsakazweni,cha kwakungelona uKhozi fm,kwakungu radio Zulu! Siyabonga Johny Dimba,siyabonga Adin Mlungwana ngokufaka leliculo kulengosi,sibheke ku 2023,ngomusa ka NkuluNkulu siyongena.
@bhekimate2247
@bhekimate2247 4 жыл бұрын
It reminds me of the good old days!
@AdelinaNhambel-ri1xm
@AdelinaNhambel-ri1xm Жыл бұрын
One of greatest songs ever written
@vukadimba7117
@vukadimba7117 4 жыл бұрын
That's my dad
@adinmlungwana5054
@adinmlungwana5054 3 жыл бұрын
He was massively talented! BTW I make no profits off this, it's for people who appreciate the talent as I found that his work is not available elsewhere on the internet.
@thandekadimba4530
@thandekadimba4530 3 жыл бұрын
Where are guys originally from?
@thandekadimba4530
@thandekadimba4530 3 жыл бұрын
@@adinmlungwana5054 We really appreciate it.
@thandekadimba4530
@thandekadimba4530 3 жыл бұрын
Where are you guys originally from?
@nhlanzekonhlanzeko1569
@nhlanzekonhlanzeko1569 3 жыл бұрын
Answer this question where are you original from
@mthobisizwane5563
@mthobisizwane5563 2 жыл бұрын
Ezingasoze zabuna lezi wacikoza ngokukhulu la mntaka Dimba ulale ngoxolo qhawe siyakukhumbula kwezikaziqeda isizungu
@nondumisonkosi4212
@nondumisonkosi4212 4 жыл бұрын
This song reminds me of my favorite uncle! Umalum’Thokozani!
@thokozanifihlokwakhe599
@thokozanifihlokwakhe599 3 жыл бұрын
This song reminds me my Late MOM😢😢
@sfisosabela4756
@sfisosabela4756 6 жыл бұрын
bashonaphi abahhayi benkondlo abaqavile na? this is a masterpiece of note.
@siphesihlephilakahle8476
@siphesihlephilakahle8476 3 жыл бұрын
WhatsApp and emails will never top this. Its 2021 and this is still excellent
@user-qs2qg6wz2g
@user-qs2qg6wz2g 8 ай бұрын
Uma iskhathi singabuyela emuva benginga jabula kodwa manje ngivele ngikhale izinyembezi Ohhh my father
@oupazwane9352
@oupazwane9352 6 жыл бұрын
Life we never be same again, rest in peace
@vukadimba7117
@vukadimba7117 4 жыл бұрын
Thanks my brada, that's my dad
@phumelelemakhathini2248
@phumelelemakhathini2248 3 жыл бұрын
Oh my I'm so in love with this one😍...2021 Feb📍
@simphiwentando1681
@simphiwentando1681 4 жыл бұрын
This reminds me of my late father 😢😥😥😥😥
@gcinapersevervance1504
@gcinapersevervance1504 2 жыл бұрын
This song reminds me of my Dad, when he was still alive they would have braai days at home him and his friends. This song was always on the playlist
@percivalmchunu1885
@percivalmchunu1885 3 жыл бұрын
I’ve been looking for this for years!
@MalusiShepherdNinela
@MalusiShepherdNinela 6 жыл бұрын
I have been looking for lomucu for years now. Umuntu akazibongele ndoda yamadoda, uyiqhawe.
@mbembhele4603
@mbembhele4603 6 жыл бұрын
me too
@porciankosi9420
@porciankosi9420 Жыл бұрын
Now I miss my man 😢❤
@user-dy6py8rq8u
@user-dy6py8rq8u 7 ай бұрын
Woooow lengoma ingikhumbuza kude 😭😭😭 emotional right now ❤❤❤
@nhlanzekonhlanzeko1569
@nhlanzekonhlanzeko1569 3 жыл бұрын
King Nhlanzeko is here
@buthwasupplies8649
@buthwasupplies8649 Жыл бұрын
Usonkondlo enkondloza ekhipha amangwevu . Ziyahamba izinsizwa kosala izibongo zizibonga.
@bandlelihletbroom1232
@bandlelihletbroom1232 6 жыл бұрын
You've made my life in totally sir I've been searching it since last year thank you sir,I remember it listening in Radio midnight those days will never be forgotten
@user-nh2ok8io4j
@user-nh2ok8io4j 20 күн бұрын
Ezingasoze zabuna
@armstrongntuli3420
@armstrongntuli3420 3 ай бұрын
I liked the song from my very young ages till now
@nelisiwengubane9822
@nelisiwengubane9822 9 ай бұрын
Who's listening in 2023 😊
@thokozanimahlangu5969
@thokozanimahlangu5969 3 жыл бұрын
J.A.B.U on Ikwekwezi FM introduced me to this song.
@DigsWigs2022
@DigsWigs2022 Жыл бұрын
uthi ngith: "Ntabezikude zingumasithela ngoba zingisithela u-my Thululu". Owu sukanini madoda!
@linconbonganimalope2530
@linconbonganimalope2530 6 жыл бұрын
Thanks Adin for adding the very 1st Zulu Hip-hop... Wayeyishaya ingakadumi uBab'uDimba... Ngiyabonga mina
@ntokozomathaba2337
@ntokozomathaba2337 5 жыл бұрын
ezingasoze zabuna.
@minenhleshinga5210
@minenhleshinga5210 6 жыл бұрын
angikholwa ke le kusukela ngonyaka wezi 2011 ngifuna le ngoma angitholi kodwa namhlanje nansi ngiyayidlala sibonge kakhulu mfethu Mlungwnaa.
@cindymolefe5735
@cindymolefe5735 5 жыл бұрын
Zolala insizwa zosala izibongo phela asisalwazi lolubisi olunje
@nkosinathizulu3437
@nkosinathizulu3437 4 жыл бұрын
ezingasoze zabuna lendoda bafethu mmh awuthi ngidle igqosha ngithule phansi
@QtgalFeh-eg7tz
@QtgalFeh-eg7tz Ай бұрын
The only music that got mssg ai lento yamanje
@ntokozomathaba2337
@ntokozomathaba2337 5 жыл бұрын
iyo waze wangikhumbuza i Radio Zulu wema.
@bukelandlovu1097
@bukelandlovu1097 2 жыл бұрын
Engasoze zabuna uyadela umtanomuntu osathola lamazwi evela kothandiweyo wakhe
@vakelemtshali5445
@vakelemtshali5445 6 жыл бұрын
dankie bru wami ,,, awuuuu kwande la uthathe khona
@lungilenzuza7924
@lungilenzuza7924 Жыл бұрын
2022 STILL LISTENING 🎶👌
@jabumadonsela4170
@jabumadonsela4170 4 жыл бұрын
This song reminds me of my grandmother and my mam''ncane Omgabadeli abahle madoda:)
@ntombintombikayise8290
@ntombintombikayise8290 4 жыл бұрын
Thank you Admin. This one of the very best. RIP Dimba we miss such creativity. Aww ntabezikude mani!!
@sthembilengaleka4559
@sthembilengaleka4559 9 ай бұрын
Listening in September 2023❤❤
@bonizungu6775
@bonizungu6775 6 жыл бұрын
Siyabonga Madibha kade sasiyifuna le ngoma! Ume njalo
@samkelisiwejennetgina434
@samkelisiwejennetgina434 Жыл бұрын
🙈🔥👑😍😍😍😍🙈😘💜♒🐕🤲 I'm going to smile until I fall asleep, even in my dreams, I won't stop. Thank you daddy 🙏🏿🙏🏿🙏🏿💞💯
@gloriamkhize2485
@gloriamkhize2485 5 жыл бұрын
Ezingasoze zabuna lezingoma .
@mbembhele4603
@mbembhele4603 6 жыл бұрын
THANKS FOR THIS, LITERALLY MY FAVOURITE SONG IN THE ENTIRE WORLD. I AM SO HAPPY.
@mzidlamini1499
@mzidlamini1499 4 жыл бұрын
Kuvuka uhlevane nesibibithwane mangikhumbula wena mathululu .
@lindiwembatha2915
@lindiwembatha2915 4 жыл бұрын
Ubani oyintanga yami owakhula kungakabibikho amaphoni ? Ubani uwake waphelezela umuntu wakhe eyogibela isitimela eyosebenza imali yelobolo , uma ekhona akabonge
@user-fr8bd4fy2w
@user-fr8bd4fy2w 2 ай бұрын
Well done late Johnny
@mkhontamefika8688
@mkhontamefika8688 6 ай бұрын
Awu madoda the evergreens
@tebogomhlungu7290
@tebogomhlungu7290 7 ай бұрын
2023🎧🎧🎧🎧🎧🎧
@nomvulangwenya7319
@nomvulangwenya7319 4 жыл бұрын
Ayigugi lengoma ayisoze yabuna❤❤
@sipheleledladla4579
@sipheleledladla4579 6 жыл бұрын
I have been looking for the song man, thanks.
@nkanyisosithole5014
@nkanyisosithole5014 3 жыл бұрын
Anyone here in 2021? 😊
@benjimahlangu
@benjimahlangu 5 жыл бұрын
Mlungwana, akwenze njalo uSomandla!!!
@sibonisobrian5262
@sibonisobrian5262 Жыл бұрын
2023🔥🔥🔥🔥
@sizwemsilora7835
@sizwemsilora7835 4 жыл бұрын
The bassist was on Fire...
@adinmlungwana5054
@adinmlungwana5054 3 жыл бұрын
So was the guitarist.
@mxomahlangu9608
@mxomahlangu9608 6 жыл бұрын
wow been looking for the song for years thanks man
@ziyandasnoxolo8761
@ziyandasnoxolo8761 6 жыл бұрын
classic song, ever green.
@sabelomweni1341
@sabelomweni1341 6 жыл бұрын
@Adin Mlungwana. ngiyabonga, been searching for this song since 2013. This is legendary, my wedding song
@adinmlungwana5054
@adinmlungwana5054 4 жыл бұрын
Sisonke Sabza.. When are you getting married? 🤣
@mnumzanemchunu776
@mnumzanemchunu776 5 жыл бұрын
Mmm! Hamba minyaka! 🙌🏿
@wheatcoffe
@wheatcoffe 6 жыл бұрын
mlungwana ngiyabonga khehla kunini ngilindile
@musawenkosiphakade4290
@musawenkosiphakade4290 2 жыл бұрын
Mabhalangozipho, Nkundlande, Mnguni! Sisayibambile nangawo u2022 sisezintaneni zakoBritain
@siphomasengemi-ty7ex
@siphomasengemi-ty7ex 3 ай бұрын
A classic piece of music,ezingasoze zabuna...youth can you do better?wow...
@philisiwentuli283
@philisiwentuli283 6 жыл бұрын
Msakazi angijwayele ukubhalela ohlelweni lwakho
@adinmlungwana5054
@adinmlungwana5054 6 жыл бұрын
Kepha ngithe namhlanje make ngithathe ipeni nekhadi ngibhale
@cordsm5489
@cordsm5489 5 жыл бұрын
This is so beautiful!
@user-nh2ok8io4j
@user-nh2ok8io4j Ай бұрын
Zulu love letter ❤❤❤
@ManJay3220
@ManJay3220 Жыл бұрын
I'm still here in 2022
@khulekanithwala4697
@khulekanithwala4697 Жыл бұрын
2023
@busaningcongo1520
@busaningcongo1520 6 жыл бұрын
Love Ballard in isiZulu. Wonderful
@ayandamamba1404
@ayandamamba1404 6 жыл бұрын
thank you thank you very much.. sesidze sikhatsi ngifuna lengoma finally.... ngaytfola
@mabura1297
@mabura1297 6 жыл бұрын
Mf2 dankie usebenzile👏👏
@robertmkhwanazi9015
@robertmkhwanazi9015 6 жыл бұрын
Hayi bakithi ngayithanda ngiqala ukuhlakanipha nokwazi ukufunda idrum kwakungu 1984 lapho amehlo aqalisa khona ukuhlakanipha maye nanamhlanje ngisayithanda mina babuDimba phumula ngoxolo nangokuthula hayi kodwa kwakuthakiwe lapha bakithi
@sphelelezulu5876
@sphelelezulu5876 9 ай бұрын
18 September 2023 🥺🥺🥺🥺
@thembamsiza1528
@thembamsiza1528 2 жыл бұрын
Ezingasoze Zabuna
@ottolucas3375
@ottolucas3375 3 жыл бұрын
Lengoma iyangibulala stru ingikhumbuza ama past
@nondumisonkosi4212
@nondumisonkosi4212 6 жыл бұрын
Lengoma ingikhumbuza umalume wami, ngiyabonga
@batyim-afrika3588
@batyim-afrika3588 3 жыл бұрын
When people wrote poems
@duma5184
@duma5184 14 күн бұрын
2024♥️
@sandrashabalala7687
@sandrashabalala7687 8 ай бұрын
Yaaa eish
@AndyXGumede
@AndyXGumede 2 жыл бұрын
Ay!
@siyabongamwelase4377
@siyabongamwelase4377 6 жыл бұрын
Kade ngangilibheka leli noni. Ngiyabonga!
Umlayezo
4:45
Nkosenhle - Topic
Рет қаралды 44 М.
Manginawe
4:20
U'mjik' Jelwa - Topic
Рет қаралды 75 М.
ИРИНА КАЙРАТОВНА - АЙДАХАР (БЕКА) [MV]
02:51
ГОСТ ENTERTAINMENT
Рет қаралды 12 МЛН
The day of the sea 🌊 🤣❤️ #demariki
00:22
Demariki
Рет қаралды 104 МЛН
eLami iQhuzu 🤣🤣 Full Video
4:20
Charmer Comedy Channel (CCC)
Рет қаралды 57 М.
shon g - v.dot
3:07
Mojapooh
Рет қаралды 76 М.
NKOSENHLE  - KHALAZOME
8:59
Msajo
Рет қаралды 352 М.
Soul Brothers - Kuyadabukisa (Official Music Video)
3:47
Soul Brothers
Рет қаралды 449 М.
Yellow Bone
4:29
Royal Messengers
Рет қаралды 99 М.
Kusesenjalo
14:16
Untshebe - Topic
Рет қаралды 74 М.
Aidas Giniotis ir Indre Dirgelaite - Jei ne auksines vasaros
4:08
Indre Dirgelaite
Рет қаралды 895 М.
Zola7 - Ngomhla Wosindiso (Official Music Video)
4:46
Zola7VEVO
Рет қаралды 4,6 МЛН
IL’HAN - Pai-pai (lyric video) 2024
3:24
Ilhan Ihsanov
Рет қаралды 89 М.
Jakone, Kiliana - Асфальт (Mood Video)
2:51
GOLDEN SOUND
Рет қаралды 3,1 МЛН
Bakr x Бегиш - TYTYN (Mood Video)
3:08
Bakr
Рет қаралды 884 М.
Қанат Ерлан - Сағынамын | Lyric Video
2:13
Қанат Ерлан
Рет қаралды 3,2 МЛН
BABYMONSTER - ‘FOREVER’ M/V
3:54
BABYMONSTER
Рет қаралды 43 МЛН