Khwelebhasini Majola

  Рет қаралды 113,169

philani cebekhulu

philani cebekhulu

6 жыл бұрын

Igama lakhe uKhwelebhasini Musawenkosi Majola waseNdondwane kwesakwaCebekhulu eMpangeni kwelakithi umkhaya wami lona,elesidlaliso lasemakhaya igama besimbiza ngoVovoh.Udlule emhlabeni sebathutha kwesakwaCebekhulu sebakhe eMacekane eBathenjini.Waqala ukukhipha i CD ngo2009 elisihloko sithi Nkosi Ngibheke.Lensizwa yadlula emhlabeni mhlaka 31 August 2014 emva kokugula isikhashana ikhala ngezinhlungu esifubeni.Okubuhlungu kakhulu emoyeni wami ngayo,yadlula emhlabeni sisahlela ukwenza I festival yaminyaka yonke yabaculi bakamasikandi baseMpangeni namaphethelo.Sengathi umoya wakhe ungaphumula ngokuthula.

Пікірлер: 66
@user-fx7lq6uu2y
@user-fx7lq6uu2y 14 күн бұрын
Awuuuu madoda mfoka majolica zohamba izinsizwa kosala izibongo
@nosimilokhumalo1720
@nosimilokhumalo1720 Ай бұрын
2024❤
@thandoshezi2234
@thandoshezi2234 Ай бұрын
♥️💐🕊️
@dorcusnhlengethwa6862
@dorcusnhlengethwa6862 5 жыл бұрын
more of khwelebhasini please.....lots of love..... nguyfela ngomculo wale nsizwa noma ingasekho emhlabeni ......may his soul rest in peace.....
@asavelalusawana7923
@asavelalusawana7923 2 жыл бұрын
Akekho oyofana nokhwela👍
@user-fx7lq6uu2y
@user-fx7lq6uu2y 14 күн бұрын
Mfoka majola rest in peace
@thokokhoza5729
@thokokhoza5729 Жыл бұрын
Buya syakukhumbula kwela mft😭😭😭🌹
@lesleymdube5136
@lesleymdube5136 11 ай бұрын
Eish bafethu
@maphikothabiso5516
@maphikothabiso5516 5 жыл бұрын
kufa uyinuku Ngikhale njalo ngalensizwa
@philanicebekhulu4915
@philanicebekhulu4915 Жыл бұрын
Ewuu nakulonyaka ka 2022 ngisakhala ngawe Bhasini mkhaya ,ngiyafisa ukwazi ukube usekhona ngabe usuvimbanise kanjani emculweni sengisho phel alona osumakhosi-khosi.Lala uphumule mfokaMAJOLA.
@sakhilemchunu5233
@sakhilemchunu5233 5 жыл бұрын
Kyothiwani ngalokufa syohlezi sikkhumbula Cingwane lalangokthula
@nthabisengportia5297
@nthabisengportia5297 3 жыл бұрын
Zolala izinsizwa kosala izibotho ngempela
@SihleSydney
@SihleSydney Жыл бұрын
Wayidlala kamnandi nkabi big up❤
@thokokhoza5729
@thokokhoza5729 Жыл бұрын
Shweeeele kwavele kwathi aguqe ngthandaze mayeee🎉🎉🎉💃💃💃💃💃💃❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️
@nokuthulamaphisa8355
@nokuthulamaphisa8355 2 жыл бұрын
Zolala izinsizwa madoda zosala izibongo ai kulungile
@simthembilesicoto5112
@simthembilesicoto5112 2 жыл бұрын
Ayahamba maqhawe kosala izibongo yayishala lendoda
@sizwewisemanmhlanga5270
@sizwewisemanmhlanga5270 4 жыл бұрын
May his soul rest in peace bhasini
@philanisithole6240
@philanisithole6240 Жыл бұрын
Iqhawekimleli umhlabakawnoni bonakele sithole
@nonhlanhlamaseko8117
@nonhlanhlamaseko8117 4 жыл бұрын
Last year ngamangala kuts khwelebhasin wafa. I cried bcoz ngtsamtsandza kakhulu. RIP mfo wayibeka induku ebandla
@tapiwandlovu8406
@tapiwandlovu8406 4 жыл бұрын
Mina lami ngamangala mangingena kutube ngibona amacoment rip utshone emncane lobhud lala ngoxolo from zimbabwe komthwakazi
@siphiwendimande8385
@siphiwendimande8385 5 жыл бұрын
Mhlaba awunoni ngo Mfoka majola ngisakhala ngale nsizwa
@sabelondzimandze9240
@sabelondzimandze9240 4 жыл бұрын
Yah sizokukhumbula mfethu ngomculo wakho omnamdi
@masibulelemasibulele4477
@masibulelemasibulele4477 5 жыл бұрын
Iinkumbulo zolhala zikho mfo kaMajola
@thandekajabulisiwe4134
@thandekajabulisiwe4134 3 жыл бұрын
Zolala insizwa zosala ibongo
@Sobantu
@Sobantu Жыл бұрын
Ziyohamba iynsizwa
@siyamthandagwanya8273
@siyamthandagwanya8273 5 жыл бұрын
iKokstad iyakuvuma Mfo ka Majola ,umsebenzi wakho muhle
@stanelystanely8781
@stanelystanely8781 5 жыл бұрын
siyamthanda gwanya ne Newcastle
@thokokhoza5729
@thokokhoza5729 Жыл бұрын
💃💃💃💃👏
@sanelekunene5775
@sanelekunene5775 5 жыл бұрын
Hamba , Angsenandaba nawe .... Awunghloniphi .... Mina sengyakhothama ke manje , Sengiyitholile inkosi kamaskandi
@menziwazwane8372
@menziwazwane8372 4 жыл бұрын
Auu kodwa kufa unomana ....lala qhawe lam mfoka majola
@lizoimpondelikhulu4071
@lizoimpondelikhulu4071 4 жыл бұрын
Ey ukufa kodwa ngomfo ka majola😭😭😭😭
@fedinahdlodlo8723
@fedinahdlodlo8723 5 жыл бұрын
Yinkunzi uMajola
@siyamthandagwanya8273
@siyamthandagwanya8273 5 жыл бұрын
Ngiyakhala ngalo mbhem ,ubeyiNgwenya kwezika Maskandi,down to earth Person,kufa akwujwayeleki
@nokuthulamaphisa8355
@nokuthulamaphisa8355 2 жыл бұрын
Oyofana nawe akekho lala qhawe udlalile
@thandekanhlabathi2949
@thandekanhlabathi2949 2 жыл бұрын
Rest in peace ugibela kanjani ebhasini ungana ticket khuphuka lapho 😂🙌👌
@julietsilolwane7779
@julietsilolwane7779 9 ай бұрын
Lalangoku thula Bhudi
@nokuthulamaphisa8355
@nokuthulamaphisa8355 2 жыл бұрын
Kodwa kufaa!! Luphi udonsi lwakho ai ngabe kujuluke phansi manje
@user-qy4wr1ku2z
@user-qy4wr1ku2z 9 ай бұрын
Rest in peace
@muzitshabalala7162
@muzitshabalala7162 4 жыл бұрын
Ukube ukufa kunezindlebe ngabe siyakhuza
@MancwabemalulekaDzanayey-ko8lb
@MancwabemalulekaDzanayey-ko8lb 10 ай бұрын
Nalapho khona mfowe2 ngyathemba moya wkho uyaphila
@inkosiyamabhinca1645
@inkosiyamabhinca1645 4 жыл бұрын
Kwakuyili gagu eli ey kufa
@siyabongabam7798
@siyabongabam7798 5 жыл бұрын
Isitya esihle asidleli ulale ngoxolo simonyo sohlala sikukhumbula ngomculo wakho
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 2 жыл бұрын
Mfoka wakithi kohleze kunezikhalo Kodwa ke akuphikwe nkani.
@angiekimuangire5084
@angiekimuangire5084 3 жыл бұрын
Memory
@angiekimuangire5084
@angiekimuangire5084 3 жыл бұрын
Memory
@angiekimuangire5084
@angiekimuangire5084 3 жыл бұрын
Memory
@bhekinkosindebele4071
@bhekinkosindebele4071 4 жыл бұрын
Lala ngokuthula nkabi
@sobhulethifanbaseindluyomk4831
@sobhulethifanbaseindluyomk4831 3 жыл бұрын
Kodwa kufa ulinuku
@sibukiseningcongo9018
@sibukiseningcongo9018 5 жыл бұрын
hhawu suka madoda sokukhumbula njalo mfanakity
@sphesihlezungu1766
@sphesihlezungu1766 4 жыл бұрын
Awu ,awu kufa lezonsimbi
@nkosinathigoodman3863
@nkosinathigoodman3863 5 жыл бұрын
rip
@mkhandaqaphela8662
@mkhandaqaphela8662 3 жыл бұрын
hhai kodwa ukufa udoti amasimba
@thandekanomusa9252
@thandekanomusa9252 2 жыл бұрын
Kufa iyinuku
@simphiwe4885
@simphiwe4885 5 жыл бұрын
Le video ibicashephi ngize ngibone late kangaka
@benardmthembu4874
@benardmthembu4874 5 жыл бұрын
Hay siyefana nami ngimangele impela
@muzitshabalala7162
@muzitshabalala7162 4 жыл бұрын
Ngiyasola lokufa kuyabazuma labafana. Ukube bebazi ukuthi kuzobathatha bebezozilwela. Mhlaba kawunoni
@philanicebekhulu4915
@philanicebekhulu4915 4 жыл бұрын
Ngayithola kwenye insizwa yakubo kwakhe
@thokozantoko8350
@thokozantoko8350 5 жыл бұрын
ulal ngoxol kwelebhasin siyokhumbula njalo
@thokozanithulasizwe2958
@thokozanithulasizwe2958 4 жыл бұрын
Awu kodwa somandla shwele nkosiyami laphalaza Cream likaKhwelebhasini kulungile lala Qhawe lami Majub'adlukhethe siyakhumbula Ndoda
@jabusisonkengxongo8917
@jabusisonkengxongo8917 5 жыл бұрын
kaz kwenzakalan ngalentwana??
@nqobaningidi4834
@nqobaningidi4834 4 жыл бұрын
Isiyashiya emhlabeni
@bongephiwazulu6373
@bongephiwazulu6373 4 жыл бұрын
Igama lengoma 2?
@philanicebekhulu4915
@philanicebekhulu4915 4 жыл бұрын
Ngiyi Stress
@mbusokhuswayo8929
@mbusokhuswayo8929 2 жыл бұрын
Ziyolala izinsizwa kuyosala izibotho😔🚮
Ukufa
5:05
Khwel'ebhasini - Topic
Рет қаралды 31 М.
ABAFANA BENKULULEKO (MNIKAZI) | AMANGWEVU [OFFICIAL MUSIC VIDEO]
4:15
SUKUNGEKHO MEDIA
Рет қаралды 111 М.
Sigma Girl Past #funny #sigma #viral
00:20
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 34 МЛН
МАМА И STANDOFF 2 😳 !FAKE GUN! #shorts
00:34
INNA SERG
Рет қаралды 4,7 МЛН
LOVE LETTER - POPPY PLAYTIME CHAPTER 3 | GH'S ANIMATION
00:15
孩子多的烦恼?#火影忍者 #家庭 #佐助
00:31
火影忍者一家
Рет қаралды 47 МЛН
AMAGEZA INYON YAMI
6:22
Duma mfoka Mphini
Рет қаралды 470 М.
Imbizo Remix by Ichwane lika Phuzekhemisi is available online💿🎶🎵🔥
1:36
Ichwane lika Phuzekhemisi
Рет қаралды 1,6 М.
AMAGEZA AMAHLE - SISHAYA KWASANI DVD 1
56:57
Maskandi Media
Рет қаралды 96 М.
Izingane Zoma - Aphelile Amacala (Official Music Video)
5:21
Izingane ZoMa
Рет қаралды 169 М.
Thokozani Langa - Edubai (Official Music Video) ft. Aubrey Qwana
5:46
Thokozani Langa
Рет қаралды 937 М.
Shwi nomtekhala - Uyobu'nenhlanhla.
5:04
perfectmendy
Рет қаралды 1,4 МЛН
Imithente - Dubula Sodubulana
4:21
Nomkelemane Langa
Рет қаралды 1,3 МЛН
KHWELEBHASINI - NGIYI-STRESS ALBUM HITS
19:27
SUKUNGEKHO MEDIA
Рет қаралды 38 М.
Imithente - Amanyala (Official Music Video)
4:26
Imithente
Рет қаралды 306 М.
Sigma Girl Past #funny #sigma #viral
00:20
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 34 МЛН