King Bhaka esho IZINYANGA na BEFUNDISI abayizigebengu ezibiza ngamagama KWASHUBA.

  Рет қаралды 37,090

KingBhakaTV

KingBhakaTV

2 жыл бұрын

0798130260

Пікірлер: 214
@zamobubu912
@zamobubu912 2 жыл бұрын
Ineqiniso lendoda. Ayi mina I respect this man for iqiniso shem 👏👏👏👏... Yindoda emadodeni uKing ✊
@nompumelelomhlongo6543
@nompumelelomhlongo6543 Жыл бұрын
King of the Kings,ay ngyak'vuma ngane Yami uwumsizi wethu Wena sikulethelwe ophezulu ukuthi izosisiza,nami ngyafisa ngelinye iLanga senginemali ngize kuwena uzongethula lomthwalo ekade ngawuthwala bengingazi ngizowethulwa ubani,akulungi konke engikwenzayo ngyojabula uhafu nezingane zami kanti abafana inkosi ikubisise ngokusichazela amaqiniso sidlala abelaphi sivele sixakekile 🙏🙏
@cheflemusiqit.all.bout.mus689
@cheflemusiqit.all.bout.mus689 2 жыл бұрын
Mfundisi wam loyo uMagejageja ukhuluma iqiniso nje elomile elingadingi ukuchazwa kakhulu yonke into iclean n simple... niyafana syabonga ngoba unalo iqiniso King Bhaka syabonga ngathi uNkulunkulu angakubusisa amen 🙏
@shazdeemedia477
@shazdeemedia477 2 жыл бұрын
Woooohhh! Keep it up my King open people's eyes, bayaphela abantu ngababantu banamanga🤞
@lorrainencamisilenkabinde1968
@lorrainencamisilenkabinde1968 8 ай бұрын
👏👏👏👏👏👏👏🙏
@ThokozaniPatriciaMkhize-el3tz
@ThokozaniPatriciaMkhize-el3tz 11 ай бұрын
Wow siyabonga.ukusiqhwashisa kulaba Acadiana ngathi sihluphekile.
@msweliRadebe-lw6th
@msweliRadebe-lw6th 4 ай бұрын
Bhaka, King Ngathi ngizozisondeza ngapho ngakuwe maduzane
@bonganingobeni5634
@bonganingobeni5634 2 жыл бұрын
Unbelievable. my king you are very very intelligent......
@fikzololo
@fikzololo 5 ай бұрын
My King You always talk truth ❤️
@godwillrabodiba
@godwillrabodiba 4 ай бұрын
Wow very hectic advice on this video I like the narrative never bring the War at Your home, take the battle to the Enemy’s straight to his/her yard
@blessingkhuzwayo8794
@blessingkhuzwayo8794 2 жыл бұрын
Unalo iqiniso King Bhaka siyabadinga abantu abaneqiniso elinjengelakho🙏
@ceciliamakanda6314
@ceciliamakanda6314 Жыл бұрын
This is true my Son people are confused in this world 🌎 thank you for your truthfulness Godbless
@ngalomoses7219
@ngalomoses7219 Жыл бұрын
King bhaka i realy wish to meet u baba sereus sikhathele ngalamaqola
@thulinkwanyana1114
@thulinkwanyana1114 2 жыл бұрын
My King ngikuthandela amaqiniso ngikwazi usengumculi. Siyabonga ukusiqwashisa
@gilbertgavin3014
@gilbertgavin3014 2 жыл бұрын
King akukho okungamelana nawe ngabe kuyadlalwa.God Father is with for sure.🙏🙏
@celiwemkhize7073
@celiwemkhize7073 Жыл бұрын
Ngibonga Nkulunkulu ukuthi ngilale uhlelo lwakho
@thabisotkuphiso3658
@thabisotkuphiso3658 2 жыл бұрын
Asha amadam anamnzi sefikile king bhaka zophenyibheshu kosomathuba 🤘🤘🤘 absizakala ngokuhlupheka kwethula bengeke baze bamusize umuntu kodwa imali bayayithatha 🙏🙏 danki my king
@zolekapotwana376
@zolekapotwana376 4 күн бұрын
Uphiwe emazulwini. Idlozi lakho le clean ngohlobo oluphezulu. Ngicela i consultation nge phone or video. Ngicela ukwazi yimalini. Ngikhulule King
@PriscillaMthethwa
@PriscillaMthethwa 2 ай бұрын
Siyabonga King
@DUMISANIMchunu-dk6cd
@DUMISANIMchunu-dk6cd Ай бұрын
Ngiyabonga King uyangikhulisa emoyeni
@lungajobe2367
@lungajobe2367 2 жыл бұрын
😂😂😂😂 Ziyakhala ke manje🤣🤣🤣 thanks with the information u are giving us God bless you 🙌
@lorrainencamisilenkabinde1968
@lorrainencamisilenkabinde1968 8 ай бұрын
1st time watching today but I'm inspired from watching that woman Mrs Zuma I started following🤩🙏
@siyasangamali6993
@siyasangamali6993 2 жыл бұрын
Ijulile lendoda futhi uthetha Intan.. I've noticed few days ago after you spoke about isgubhu asikho(I saw one of ozakwenu bephatheke kabhlungu). Amaqola nyan awasena chance xakuthetha ngezonto. Siyacela uthethe nabo king bcs Bantu bayafa kukuqolwa but please be careful bangak bulali sisakdinga nceku💫💫👍
@mvuyimpithi8648
@mvuyimpithi8648 Жыл бұрын
Oosgujana are totally useless and robbing us🤧🤧🤧
@SnenhlanhlaNgidi
@SnenhlanhlaNgidi Жыл бұрын
Winkunzi King Bhaka bathi wathinta uBhaka udakwe yini
@sfundobongelani927
@sfundobongelani927 2 жыл бұрын
Eyi wiJongo kodwa King Bhaka awbheke nje uKotini owudlile 🙌yazi awuchomi ngokugqoka kodwa ayikho Inyanga , umthandazi noma uMthakathi ogqoka loluhlobo lwezimpahla olugqokayo uthi bayazi affoder kodwa (Wathinta uBhaka Udakwe Yini) sukaaaa
@user-zd8lo4he6x
@user-zd8lo4he6x 9 ай бұрын
Nam ndifuna ukulwe nezitha zam King kodwa ndizoza eThekwini from Cape Town ndifuna Makhandakhanda
@user-gt9hd5vx9k
@user-gt9hd5vx9k 4 ай бұрын
Hayi siyabonga ndlondlo sesikhathele sikhokha ezinkulu izimali kubantu ababonayo basihlabise izimbuzi eziningi ngesikhathi esisodwa kuphinde kungenzeki lutho uthi uyakomunye aphinde naye akuhlabise ezinye izimbuzi
@PraiseGodSikhakhane
@PraiseGodSikhakhane Ай бұрын
Well spoken and explained
@audreyngobese9986
@audreyngobese9986 2 жыл бұрын
Yooo!!! Uyayibeka lendaba safa amaqola boo!!! Dankoo King 🤗🤗🤗👌👌🙏🙏🙏
@michaelzama2762
@michaelzama2762 2 жыл бұрын
Ewuuu yakhuluma inkosi madoda, so powerful 🙏
@davidntimba2915
@davidntimba2915 2 жыл бұрын
Long live King Bhaka😊
@busisiwendaba854
@busisiwendaba854 Жыл бұрын
Awungisize we Bhaka utholakalaphi, how much is your consultation fee
@busisiwendaba854
@busisiwendaba854 Жыл бұрын
Ngiyakuvuma
@luyandajokolava1148
@luyandajokolava1148 2 жыл бұрын
Mna ndicingba wena awkwazi usenza isgubhu Ngoba esam siyasebenza vele uthethe ngawe
@jabumngadi9956
@jabumngadi9956 Жыл бұрын
Lol!
@mosestsholoba9492
@mosestsholoba9492 2 жыл бұрын
Viva My King ndise Cape town ndihamba nawe my King
@NomusaHadebe-ht4do
@NomusaHadebe-ht4do 23 күн бұрын
My king ngicela isithunywa sami singinxumanise nawe ngithole amandla ukuza kuwe izinto zami zilunge
@sfundogcwensa1551
@sfundogcwensa1551 2 жыл бұрын
Iqiniso ukt asikho isgubhu esilanda imali isgubhu sikulekelela entweni osuke uyenza Mina isgubhu nginaso selokhu ngaba naso impilo yam yatshitsha bengthengisa I insangu ngamaR10 kungahambi kahle nganede ngalanda isgubhu ibisiphela within 3days kumanje ngineymoto ezu4 ngathenga umuzi eslungwini ngaphuma emkhukhwini kumanje sengithengisa ngama5L 10L
@kingbhakatv
@kingbhakatv 2 жыл бұрын
Awusizwa isigubhu mfwethu usizwa idlozi lakho elikunike umsebenzi owenzayo izwa ngami.
@awenkosiawenkosi693
@awenkosiawenkosi693 2 жыл бұрын
wasithenga ngamalini wena bhut
@awenkosiawenkosi693
@awenkosiawenkosi693 2 жыл бұрын
​@@kingbhakatv Mina king ngise Mpumalanga province mina ngifuna impande yenhlanhla into zami zimnyama kakhulu
@thulinkwanyana1114
@thulinkwanyana1114 2 жыл бұрын
@@kingbhakatvIqiniso lelo my King siyabonga ukuqwashiswa
@sfundogcwensa1551
@sfundogcwensa1551 2 жыл бұрын
Ngaqala ngesa5k sangikhuphula manje sengsebenzisa esa20k
@ceceliampanza6915
@ceceliampanza6915 2 жыл бұрын
siyabonga mntanami noma sibadala ngeminyaka kodwa asinalo ulwazi olufana nolwakho uSomandla ahlale ekwembulela Dankie
@priscillabryan5779
@priscillabryan5779 2 жыл бұрын
Thank u mkhulu ngokusiza sidlala abantu. God bless
@MphuthumiBangile
@MphuthumiBangile 7 ай бұрын
Hey kumkani ndiyaqala ukuva ngqa ngalendlela ayicacisa ngayo wooooow ungumhlonipheki kade sihleli emnyameni now i can see Kumkani fanele umntu akhe azimele ezowela kulo elolizwe lase Thekwini kunini besityise poison muuuur babethethelel imizi yethu into engekho laaa yeeer zokuthinta salute bawo
@ntombingongwana9097
@ntombingongwana9097 2 жыл бұрын
Kwande king nkulunkulu akwandisele 🙌🙌🙌yabusisa ngeqiniso🤝🤝🤝🤝🤝
@dumisanimbongwa3142
@dumisanimbongwa3142 2 жыл бұрын
King Bhaka ave uyisibusiso emlabeni ka Jehova.
@ThembileNzimande-gi7zz
@ThembileNzimande-gi7zz 8 ай бұрын
Maluju 🤴king baka ngiyabongah ukungibuyisah,ngiphakamisah Ithongoh lami kuningi ngizamah ukulivikela🙏.
@user-bt8bt2vs5s
@user-bt8bt2vs5s 6 ай бұрын
Yebo mina ngikholwa idlozi bese ngihlanganise noGod kodwa imphepho ngiyishisa kakhulu endlini❤🙏
@ncebawili7669
@ncebawili7669 2 жыл бұрын
Ndiyakuvuma King 🙏🙏🙏
@chrisbornlanga5427
@chrisbornlanga5427 Жыл бұрын
Rise King 👑👑👑👑 👑 that's awesome 👌🤞💪💪💪💪💪 batshela k👑👑king
@dannkwenkwana5494
@dannkwenkwana5494 Жыл бұрын
Uyatshisa King ❤️❤️❤️🔥🔥🔥🔥
@thandiwemabaso9463
@thandiwemabaso9463 Жыл бұрын
Ngathi Jehova engakubusisa phinde akwembulele ngezam like CRC sibonga leliqinisolikhuluma Lana
@MsebenzApril
@MsebenzApril 4 ай бұрын
King .Bhaka camagu ndiya kuvumile..uthetha nyani
@user-bt8bt2vs5s
@user-bt8bt2vs5s 6 ай бұрын
King bhaka uboza nangapha eGauteng Bo ufike uzosilapha kakhulu eWestonaria🙏
@SleepyMoon-es3gz
@SleepyMoon-es3gz 3 ай бұрын
Nami ngise westonaria ngiyamdinga u king bhaka❤
@prudenceboca5605
@prudenceboca5605 5 ай бұрын
God bless you King 👑 Bhaka long live
@yangayounger4176
@yangayounger4176 2 жыл бұрын
MfokaBhaka...🤝, Bagoqomise ngooothi olulodwa dokotela.
@sandiledingiswayo3451
@sandiledingiswayo3451 2 жыл бұрын
Uyindoda Bhaka, from Stellenbosch
@ngalomoses7219
@ngalomoses7219 Жыл бұрын
SIYABONGA king bhaka ngale info YAKHO NAMI ngiyazibuza ukuth8 le gubhu zakhe kungani zingamenzeli imali ai king bhaka siyaphela ngalama qola SISI gadla king bhaka
@nobuhlehadebe4854
@nobuhlehadebe4854 2 жыл бұрын
Uhlakaniphile lobaba ngyavuma❤️
@lindiwemazibuko5805
@lindiwemazibuko5805 Жыл бұрын
I like what you are saying long live King 🙌🙌🙌
@Lwandle666
@Lwandle666 Жыл бұрын
Wow wow wow so profound im must say king. Ive listened to many people but believe me ive never heard someone talk the truth like you . Big up to you 👌🔥
@DerickLukhozi
@DerickLukhozi 4 ай бұрын
Thokoza amen mkhulu utholakala kuphi❤
@buyimthembu3095
@buyimthembu3095 6 ай бұрын
Siyabonga King Bhaka usivula amehlo,saze saphela amaqola
@teachersikhumbuzomoyo5419
@teachersikhumbuzomoyo5419 2 жыл бұрын
Inyoni zangempela zidlala ngabantu- 😉 uvula iqondo skhulu kuyabongeka
@nonhlanhlazwane9722
@nonhlanhlazwane9722 7 ай бұрын
Eish thanks King Bhaka bafa abantu benkosi amanga eyinyanga mbumbulu neyigubhu zamanga
@user-gk9ds1fe5i
@user-gk9ds1fe5i 6 ай бұрын
Yhooo ndiyaqala ukuva umntu onenyani , ubukade ukuphi king of kings
@user-zd8lo4he6x
@user-zd8lo4he6x 9 ай бұрын
Safa yizitha ndikhathele King Bhaka
@siphosolomonntshangase4888
@siphosolomonntshangase4888 2 жыл бұрын
Dankie my king that it's true
@lorrainencamisilenkabinde1968
@lorrainencamisilenkabinde1968 8 ай бұрын
Aybo mina ngyakdinga👏👏👏👏👏👏
@ntombincayiyana1948
@ntombincayiyana1948 2 жыл бұрын
Ngizwile mina king🙏🙏🙏
@nokwandamaliwa2504
@nokwandamaliwa2504 2 жыл бұрын
Amen Amen
@thobanigumedemargin4372
@thobanigumedemargin4372 2 жыл бұрын
🤣🤣🤣AU YESSS NDODA👍👍👍KADE NGAYBAMBA LDYAKHO ndod basebenze isivumile IGCWELE💥
@lebogangmolaolwa8817
@lebogangmolaolwa8817 2 жыл бұрын
😄😄bhaka my king tell them
@thembalethuthemba4834
@thembalethuthemba4834 2 жыл бұрын
My King 🤴 ❤ ♥ ulwazi lwakho lujulile
@user-bt8bt2vs5s
@user-bt8bt2vs5s 6 ай бұрын
King ngibuza ukuthi yini abalaphi bagcwele eKZN?
@lungamavela4288
@lungamavela4288 Жыл бұрын
Ur ryt King some of the people we are dating ngabo abavala intlahla zetu
@ntombingongwana9097
@ntombingongwana9097 2 жыл бұрын
Ngiyigwala ngalendlela my king kodwa ngaze ngakudinga kwelami ikhaya
@siyasangamali6993
@siyasangamali6993 2 жыл бұрын
King, ndicela Wednesday uthethe about I Limbo. Umntu xa ethwele, ebulala, the day efa(uyavunyelwa angene kwilizwe lamathongo)? Sawva ngawe Nceku.
@tholiwelarviniambili133
@tholiwelarviniambili133 6 ай бұрын
My King ukhuluma okuphilisayo❤❤
@lwandomancotywa1053
@lwandomancotywa1053 2 жыл бұрын
King my king... Yaz my king namhlanje ngiphuphe ngingena esizibeni es'khulu, esinamanzi a clean clean clean ngendlela yokuthi bengikwazi ukubona phansi.... Ngaya phansi mhlampe kau 4.. Ngase ngiya swimmer ngayo phuma... Ey king ling'thusile leliphupho, ngoba kade ngithi ngishona indlela besikhulu ngaso lesaziba....
@ledooduma5996
@ledooduma5996 Жыл бұрын
😅😂🤣🤞🏿🙌🏾. Wabembula izinqa uKing Bhaka 😂😅
@mkhulekoadmire9675
@mkhulekoadmire9675 Жыл бұрын
ziyakhala ke manje senghenile I king 🤝dankie . ngathini bathiini bona
@simangelekhumalo6577
@simangelekhumalo6577 2 жыл бұрын
Amen
@sfundobongelani927
@sfundobongelani927 2 жыл бұрын
Kubaluleke nawe ezimpilweni zethu Mfoka Gcugcwa Uyaskhalima Emaphutheni Esicishe Siwenze Singabantu Inkosi Ikwandisele Izinsuku (Mafavuke Njenge Dangabane) kusho Mina Mkhize oBovu Danki King Bhaka ✊
@ThembileNzimande-gi7zz
@ThembileNzimande-gi7zz 8 ай бұрын
angisakhulumi kakhulu nginkabi nami kunini ngidlala abantu uma ngingasakhulumi suka kumina✌️👍
@nolindohoboyi5697
@nolindohoboyi5697 7 ай бұрын
Thru that King
@khethiwekhabule-dw1fh
@khethiwekhabule-dw1fh 6 ай бұрын
King bheka 👍👉
@hardingdlomo6200
@hardingdlomo6200 2 жыл бұрын
siyabonga...
@goodwillmadalane7513
@goodwillmadalane7513 2 жыл бұрын
KING 💥🔥⚡💥🙏
@trusttrust464
@trusttrust464 2 жыл бұрын
King 👑 ngyakthemba iqiniso lakho liyakhanyisa
@owenmayi6229
@owenmayi6229 2 жыл бұрын
Awu King🤝
@NeliNxumalo-sr4ns
@NeliNxumalo-sr4ns 2 ай бұрын
Yabona mfethu sengi addicted uwena mangingakubukanga ngyagula straight futhi ngyakusaba nje ngakufonela ngo 2019 ngizoza kuwena ngavelengahlupheka kakhulu kunakuqala kuzekube manje
@ebraheembiyela2619
@ebraheembiyela2619 Жыл бұрын
It true siyabonga ngokusazisa amaqiniso ebesingawazi 👍👍
@ngalomoses7219
@ngalomoses7219 Жыл бұрын
King bhaka the best of the best vaan daam
@lindiwenkosi4567
@lindiwenkosi4567 2 жыл бұрын
Ngizomcela ubaba wakwami ezekuwe king
@lumkajojo3368
@lumkajojo3368 Жыл бұрын
Amen and amen
@sizwemnisi6226
@sizwemnisi6226 2 жыл бұрын
Wayibeka my king
@nthabisengbaboo9166
@nthabisengbaboo9166 2 жыл бұрын
King I salute u.
@thulanigama5275
@thulanigama5275 2 жыл бұрын
My 🤴
@gabelankosi5603
@gabelankosi5603 2 жыл бұрын
Power Woyisane
@teachersikhumbuzomoyo5419
@teachersikhumbuzomoyo5419 2 жыл бұрын
IVALE LEMISANGANO NGEMPELA MFOWETHU 4x4 all the way-explode like a bomb
@sakhilemhlongo5669
@sakhilemhlongo5669 2 жыл бұрын
Ndoda yamaqiniso dankie
@sazingcamu9783
@sazingcamu9783 Жыл бұрын
Asbonge bafo inkulumo yakho eyakhayo📌👌🙌
@slindiletshabalala1283
@slindiletshabalala1283 Жыл бұрын
Ngilwele Bhaka
@sbongilekhanyile6392
@sbongilekhanyile6392 2 жыл бұрын
My king
@awenkosiawenkosi693
@awenkosiawenkosi693 2 жыл бұрын
ukube ngiseduze ngabe ngikubamba isandla 🤭 Miiiiiii🤝
@dududube9919
@dududube9919 3 ай бұрын
Yaze yabuhlungu inhliziyo yami ukuzwa izinkulumo zakho ngisesimeni sokungabi namali ngenxa yokungaholelwa uhulumeni sekuphele 2 months. Manje angazi ngizoyithola nini imali.sengiyithathile inumber yakho.Uyivulile ingqondo yami.Angazi ngofinyelela nini kuwe.Duduzile Dube Empangeni
@mshuganadunjana1532
@mshuganadunjana1532 2 жыл бұрын
my king
@NellyMqeke-jm7tq
@NellyMqeke-jm7tq 9 ай бұрын
My king B 🤴 ❤ long live my king 🤴
@NqobileNobulelo-uy1cp
@NqobileNobulelo-uy1cp 3 ай бұрын
Cha ngyakuvuma baba aii izindaba osiqwashisa ngazo mmmm😴
@emmanueldlozi9594
@emmanueldlozi9594 6 ай бұрын
Ngiyabonga King ngifundile bengingazi
@user-tf7bb8ow6i
@user-tf7bb8ow6i 7 ай бұрын
Lenyanga inesbindzi madvodza,itsi iyangena ngokukhululeka emtini wemtsakatsi.
King Bhaka ubize enye inyanga nge bhantinti,kwashuba.
1:07:39
KingBhakaTV
Рет қаралды 17 М.
Пранк пошел не по плану…🥲
00:59
Саша Квашеная
Рет қаралды 7 МЛН
I'm Excited To see If Kelly Can Meet This Challenge!
00:16
Mini Katana
Рет қаралды 29 МЛН
Получилось у Миланы?😂
00:13
ХАБИБ
Рет қаралды 5 МЛН
King Bhaka eveza imfihlo ejulile ngo Jesu.
49:30
KingBhakaTV
Рет қаралды 14 М.
King Bhaka Vs Khehlelezi : ZIKHALA BUKHOMA
16:09
S.K Media Production
Рет қаралды 31 М.
King eveza okujulile NGOMAKHANDAKHANDA OIL ephahluka
44:41
KingBhakaTV
Рет қаралды 17 М.
King Bhaka ebamba uMthakathi wakhala ngenkathi echaza amaphupho.
1:03:23
King eveza okuthusayo NGO Lwandle Hhawuuu…!kanti.
28:32
KingBhakaTV
Рет қаралды 17 М.
king eqonda gqo inyanga eyamthuka kwasuka uthuli…!
39:12
KingBhakaTV
Рет қаралды 12 М.
King ecacisa ukuthi wenzanjani uma uphelelwa Imali….isixazululo
42:22
Пранк пошел не по плану…🥲
00:59
Саша Квашеная
Рет қаралды 7 МЛН