Phela uSis ikho eyiveza indaba ..ngoba iManager isimthembisa ukumxosha emsebenzini uma engalutholi ucansi kuyena . Worse i- Manager isilufuna njalo ucansi ku - Sis.. Mina angimsoli uSis..wenze kahle . Wena ubungenze njani uwu - Sis.?? Watching from UK .
@mpilozwane5522Ай бұрын
Manje uma ubuka ayizukwenza plan ukuthi ibaxoshe bonke?
@zanellesun1534Ай бұрын
@@mpilozwane5522eii kunzima...🤔
@mpilozwane5522Ай бұрын
@@zanellesun1534 Kakhulu mfw2
@bonginkosidhlomo3650Ай бұрын
Mfethu yekela lento akusumfazi lona
@mandla49Ай бұрын
Ngivumelana nawe, wenze kahle usisi ukuze le manager izobonwa ngabasebenzi nomhlaba wonke ukuthi iwuhlobo luni emsebenzini. Akuselula ukuthi imxoshe emsebenzini usisi futhi usuzoyeka nokumfuna i sex.
@T_gal2018Ай бұрын
Aw! Kodwa ngale generation eyakhahlelwa yihhashi esfubeni. Ezinye izinto ezokuthi ufe nazo. Uwumfazi for a reason "ufa wazi" nogogo bethu babefa nazo izimfihlo ezinjena. Bekufanele usabise umphathi ngokuthi uzombophisa mayeqhubeka. Okungcono ulahlekelwe umsebenzi kunokuthi kulahleke nawumndeni wakho. Ay uyidlisile i team. Kobakancane kungeyena umngani okunike le advice ye confession
@siphelelenxasana7936Ай бұрын
Okay, nithi athule u sisi, kuze kube nini, mhlampe iyamxhapha nakhona lapho uma be lala. She was absolutely right ngokuyiveza indaba👍🏻 buka namhlanje sekhululekile. Manager ibogcine inengane naye
Akaboshwe lodoti uhlukumeze lefamily now indaba seyizenkundleni the whole world liyabuka cha akaboshwe ayiko lendaba cabanga lefamily nje as whole
@phelongcobo4085Ай бұрын
Ewu sometimes uye ungathembi if the story is true but this guy is my neighbor and ukholwa kakhukhulu ngokmazi kwami angbon enga actor such ay zoso big up🎉
Awwu, kodwa bafwethu, kubuhlungu kimi if ubafo esebonga amathonga mahhala. 😮😮😮 Bafwethu izono emhlabeni...
@ZaneleMbuyisa-o7vАй бұрын
My husband is not working from November last year until now but nginethemba lokuthi ngeke uphele lonyaka engasebenzi ngazama ukumzamela.emsebenzini bathi abathathi I family but angisoze ngalala nomphathi for ukuthi asebenze ,ngyakhona ukwenza konke until Abe ryt
She humbled herself and confessed to be on the clear.
@SinobuhleGumedeАй бұрын
Yoooh impilo izokumangaza isphambano🥺
@Sjadu71Ай бұрын
Mina ngikhetha nayo le nangona ilumeza kunokutwala;indoda ekwaziyo ekufunayo ngomndeni wayo fanele iginye namabhodlela kungade kuziwe la,amanye amadoda awavutiwe emakhanda cos mayenza lento izoqabuka iyodwa ejele cos umphakati ngeke uhlale nomuntu ozoshaya umfazi day light
@LizzyNomvulaFakuАй бұрын
Good job king zoso Tv 4this episode . This is going to be the big lesson to those guys who abused other men's wife's. Look now this guy is so heartbroken his family is in mess then u again boss u don't want ur wife to know about lamanyala. I wish company can terminate ur job so that this must be lesson 4the rest of ur life 😮😮😮
@AlbertShangaseАй бұрын
Kwaze kwabhlungu emhlabeni cc kwakumele umtshele umyeni wakho akasayobuye akuthembe
@NandiphaBamАй бұрын
Kodwa nathi masihlukaneni nokungazithandi
@ThembakaziMbalanaАй бұрын
Hay baba ungumphathi awkwazi nje ukulala nabasebenzi no matter what
@ZikhonaQgazaАй бұрын
Ngendisuke ndayeka umsebenzi mna Shem
@charlottematseliso5450Ай бұрын
🤞
@MorenaNzimandeАй бұрын
Hau hau Ubaba wamphenya ishoba😂🤣😂🤣😅 uyindoda enjani😪😪😪 kunzima
@NkanyisoNtshangase-b4xАй бұрын
Besingekho isdingo sokuthi lo cc atshele le ndoda akuba honest kwakho cc awukuhlelanga kahle
@edmorendokwana6644Ай бұрын
King zoso igora zako ngizifuna 5to,zinganya lakmina😅😂
What a difficult situation...its better if ngale Mali wawuyihola uvule something like Spaza for your man to have work...using amazantsi for work akukuhle enx Zoso you are doing good job
@SelloThobediАй бұрын
Pls King Zoso, this Video must be seen by the company the lady works for, this Manager must be dismissed Sexualy harassing the young Lady,
Very good Zoso abavezwe labantu khona izophela lento jelly good
@ThabisileMlamboNcalaneАй бұрын
King Zoso it's like uhlulekile dis tym to handle fis case,ubabaza wedlule thina esibukayo yet uwena okumele uze ne solution lomuntu kumele aziwe emsebenzini ukuty unhlobon kapende axoshwe caz I treat yakhe ibenkulu kakhulu uthathe ukuhlupheka kwabo wakwenza umathand wakhe ,emsebenzini kunama camera aveza yonkinto even ama fon Aya recorder I evidence kulula labi ukuyithola ay I'm not happy fis tym about you King Zoso
@GcobaniMazeleАй бұрын
Ebengathuli yintoni lomfazi ku happy nje endlini..
Hayi nhoko I manager imphilisa kabuhlungu Lo Sisi and izakuchaphazela umtshato wabo 💔😭
@mahlatsihlongwane5866Ай бұрын
I judge neither of these individuals, this is extremely difficult. 'a means to an end' Life is tough. I wish they somehow resolve this issue as difficult as it may be 😢
Bo sisi, there's always an option. How can one be loose ngalendlela. How many women abangasebenzi abangadayisi ngomzimba like this? Ay😢 no pity lana. Imbi lento ayenzile
@xolanimpanza9930Ай бұрын
Ngesikhathi ugirl e decider ukuveza lemfihlo ubelindeleni vele , how was the husband supposed to react.
@sinothandombalentle1843Ай бұрын
Engabe uthulile afe nendaba buka manje uzolahlwa
@siyabulelabrucecamagu5755Ай бұрын
Eeish yaza yanzima ke le ,iwander how to handle situation enje
@glenngwenya1084Ай бұрын
Uze wagijima emva kwendlu u Baba kodwa uthi akadedelwe. Hawu cha kona kunzima heyi uyalwa bo ngapha uthi akayekwe adedelwe esabisa kanje yooo😒😒😒 i sarcasm ku King Zoso ngeke😂😂😂😂😂