Kubatshazwa amazwi😱 ensizwa ebikhuluma no Ayanda Msweli😭💔 ||u Ayanda msweli uqhube wathi||uBa...

  Рет қаралды 68,060

Guluva Tv

Guluva Tv

4 ай бұрын

#GuluvaTv_21 ©Guluva Media Production

Пікірлер: 389
@thabilebock2231
@thabilebock2231 4 ай бұрын
True, mani anginamali eninginkodwa ngiyasiza langisiza khona .ngoba ngiyazi ukuthi nam ngithola izibusiao njalo . This year I made a big scarifie like the one in the bible when I took a 19 year old back to school who has not been in school for 3 years . I took my past R5000 and registered the boy. It was my daughters 21 birthday I sacrifices and helped someones child instead of a party for my kid . It was not easy but I know it was giving and a blessing to my family
@menzikhat695
@menzikhat695 4 ай бұрын
Okuhle kodwa mfwethu engathi ungaphumelela thina sisashiphelwa abelungu la
@user-zd8uz7mm1k
@user-zd8uz7mm1k 4 ай бұрын
Kwande lawuthathe khona
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 4 ай бұрын
Mfwethu
@kheswa19
@kheswa19 4 ай бұрын
At 24 and he is like this. Definitely this is our next billionaire.
@NonhleLanga-xb7zc
@NonhleLanga-xb7zc 4 ай бұрын
Eish 🤔 Siyabonga kakhulu Baba umsweli muhle umsebenzi womfana Danko big brother 💯🌻👏
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 4 ай бұрын
Bongan nam phel ngokunilethela😂😂😂
@emelisa2384
@emelisa2384 4 ай бұрын
Haaaaaayiboiiii! Ngaze ngafila ngathi ngiyadlala. Yaze yangi motivator ingane❤
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 4 ай бұрын
Akudlalwa lana haaa😱
@SphaMagwaza
@SphaMagwaza 4 ай бұрын
Ayy nami ngibona sengathi silibele kakhulu ayy
@nofikagwanya3739
@nofikagwanya3739 4 ай бұрын
Two type of wisdom It is a school and talent❤❤❤❤👏👏👏👏👏👏🧨
@VukaNsundu715
@VukaNsundu715 4 ай бұрын
I am also very impressed with this young man, umsebenzi omuhle, inhlonipho namazwi ajulile, qhubeka youngsta
@thandazileabigail7881
@thandazileabigail7881 4 ай бұрын
This is unbelievable 🎉❤good work mntanami nginalo le business leznkukhu kodwa ngfunde lukhulu kuwe.. ubusiseke ndodana syabonga bab'Msweli...Kuhle lokhu❤❤❤❤
@bongythwala9840
@bongythwala9840 4 ай бұрын
Mina ngithengisa ice block eskoleni R1.00,ngifise ukubeka lemali and buy ice cream matchen.
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 4 ай бұрын
Kuzohlangana mfwethu😊
@sabeloshabane6433
@sabeloshabane6433 4 ай бұрын
Zowuthola machine darling khululeka
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 4 ай бұрын
Location 😊
@user-vf2nx5ec9y
@user-vf2nx5ec9y 4 ай бұрын
Sibonga ukuhlakanipha kwensizwa encane nenhlonipho iyodwa iyaphumelelisa phakama ndodana uJehova akuphe amandla amakhulu🙌🙌🙌
@ntokomazungus789
@ntokomazungus789 4 ай бұрын
UNKULNKUL ufunalokhu..ngezandla zethu..My God bless you my son. And protect you always..uzogcina udayisa izinkomo
@user-ny5nt2gb4b
@user-ny5nt2gb4b 4 ай бұрын
Nkulunkulu kaShembe ibuncwele bakho nampu kulenkosana uyibusisile ngokuchitha ugebhezi❤
@baxolilemnguni-kn2yn
@baxolilemnguni-kn2yn 4 ай бұрын
Sengathi uMvelingqangi angakukhulisa njalo baba msweli, kanye Nawe mfoka Ngcolosi uyisobusiso ezweni kakumndeni wakho🙏🙌🙌👏
@sibongisenihadebe787
@sibongisenihadebe787 4 ай бұрын
Iziphiwo zabantu azifani bakwethu ngayeka kufunda vele phenduke para ufunde ungawutholi msebenzin. In life you have to accept what God gives you in that time of your life
@saniamashaba2313
@saniamashaba2313 4 ай бұрын
I am blown away by this boy yhooo
@user-lf3dp2tl8o
@user-lf3dp2tl8o 4 ай бұрын
Awu Msweli siyabonga ngale ngane. Yaze yaphiwa ukuhlakanipha namandla okwenza izinto zenzeke ingane. Kwangathi nezingane zethu zingabonela kuyo. Akudingi imfundo ukuzisebenza nokuya empumelelweni.
@StaciaBonke
@StaciaBonke 4 ай бұрын
Nkosi usifihlele umfana akhule kwizifiso zakhe zonked phambili boy God bless you 🙏🙏🙏
@pinkynkwanyana6167
@pinkynkwanyana6167 3 ай бұрын
What an intelligent young boy
@user-br6ls6dv2m
@user-br6ls6dv2m 4 ай бұрын
Mmmh kusuke kuqinisiwe makuthiwa ubudoda abukhulelwa 🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️waze wamncane mfana wami ukuhlakanipha okukuwe ngiyakwesaba mina siyabonga abakini abangasekho umqondo abakuphe wona🤭🤭🤭
@bonakelesibuyisilemathenjw8009
@bonakelesibuyisilemathenjw8009 4 ай бұрын
Abazali bakho ba proud ngawe bhutiwami may God bless you
@mtimandekapheliqhingalezwe2856
@mtimandekapheliqhingalezwe2856 4 ай бұрын
Awu siyabonga baba uMsweli ngokusivezela umsebenzi omuhle,owesinziwa yindodana esakhula esizweni senkosi.
@user-fm9eb4xq8m
@user-fm9eb4xq8m 4 ай бұрын
Siyabonga mfana wami ukhule,awuzange ubeke ubuntandane ekhanda.Ukube izingane zethu azivilaphi ngabe likude lelizwe,God bless you my son❤
@ayandadlamini9266
@ayandadlamini9266 4 ай бұрын
Lentwana ihlakaniphile ukudlula some Degree holders. His wisdom and intelligence is on another level.
@thabilebock2231
@thabilebock2231 4 ай бұрын
True . Empilweni khuluma amagama okuphila ❤❤❤🎉🎉🎉🎉
@VillaSecure
@VillaSecure Ай бұрын
I also started my business age 24 the early the better we need more South African with that spirit
@user-sr6hv9cf4h
@user-sr6hv9cf4h 3 ай бұрын
Siyabonga kakhulu ngamazwi amnandi omfethu🤝🤝
@thandazilendlovu2977
@thandazilendlovu2977 4 ай бұрын
Yaze yahlakanipha nansi ingane incane bo phambili mfana wami uNkulunkulu abenawe ngasosonke isikhathi❤
@fikilencokwana1175
@fikilencokwana1175 4 ай бұрын
Ayi Bhengu khula mfana uthixo abenawe indlela Yonkers yokuphila kwakho udlondlobale ngomsebenzi wakho.ngifisa sangathi ungabekwa entabeni ushumayele ivangeli lokuphila ,ukkulume ngempokophelo yephupho kusekela umncane kuze Kuba Manje uBaba uMsweli esezokuphakamisa nalapho naye Emangele..ngomqondo onawo congratulations 🎊 👏 💐 🥳 🎉🎉uthixo uhlale kuye.uzohlala kuwe.amathamsanqa nezinyanya zakini zihlale kuwe.syabonga .
@thembamdlongwa5586
@thembamdlongwa5586 4 ай бұрын
Engathi konke okuhle akufisayo empilweni yakhe kungafezeka. Well done mfana kaBhengu
@catherinemazibuko1652
@catherinemazibuko1652 4 ай бұрын
Yes 👍 nami ngifunde okukhulu kuNgcolosi kanti nakuwe mfokaMsweli uma uthi uyayembatha insubordination yubuwula may God bless you guys
@user-jl6er5hg2r
@user-jl6er5hg2r 4 ай бұрын
Hi halala ndodana phambili njalo mfana wami zibambe njalo ndodana🙏🙏🙏
@user-nf1rw3ck3r
@user-nf1rw3ck3r 4 ай бұрын
👏👏muhle msebenzi I support kwabaphezul aivel sewqalile umsebenz umfoweth nomsweli semvezile
@SphaMagwaza
@SphaMagwaza 4 ай бұрын
Khuphuka mfoka Bhengu khuphuka nsizwenye ,nkulunkulu ekwandisele ekuvikele mfowami ❤🎉🎉
@phumlanindunah7578
@phumlanindunah7578 4 ай бұрын
Power to this young man. I so wish he is empowered by governments
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 4 ай бұрын
💪❤️❤️❤️
@senzokuhlekhanyile7100
@senzokuhlekhanyile7100 4 ай бұрын
Ai yindoda le mfanwam okuhle kodwa ungaphazanyiswa usathane endlelen yakho🤝🤝
@mbomeningcobo
@mbomeningcobo 4 ай бұрын
Siyabonga nkosi ngokuhlakani pha okuphe umtwana wakho 🙌
@hlengiwemhlophe2212
@hlengiwemhlophe2212 4 ай бұрын
Wow🔥🔥🔥 inhlakanipho engaka syabonga isfundo nako ta gayakhe nami ngifunde okukhulu 🙏🙏
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 4 ай бұрын
Cc wam😊
@pinkyvictoriasithole234
@pinkyvictoriasithole234 4 ай бұрын
Ay nami ngifundile kakhulu
@sibusisomthembu1841
@sibusisomthembu1841 Ай бұрын
Ngitusa ubungqwele bakho mfana wami, uhlakaniphile, uyayazi inhloso yakho ngomsebenzi wakho. Ngifisa nokukubona sihlale phansi sixoxe. Engathi uNkulunkulu angakulekelela umsebenzi uqhubeke uye phambili. Siyabonga naku-Mr Ayanda Msweli ukuthi ugqamise ubuhlakani bomfana❤ omncane
@phumlanindlovu-rp9ux
@phumlanindlovu-rp9ux 4 ай бұрын
Ubusisiwe umfowethu.. Engikuthandayo usamncane baningi abasazobukela kuyena. Kubalulekile ukuzazi ukuthi ufunan empilweni..siyabonga mfowethu ube isibonelo esihle emphakathini wangakini🎉
@ntombim8033
@ntombim8033 4 ай бұрын
Ayibo waze wamdala ufana ngezenzo zakhe ❤❤❤❤❤❤❤ siphe inomba yakho kukhona odinga usizo lwakhe ukuthi angenza kanjani ufuna ukuqala ibhizinisi mana njalo
@user-cz3no7ov1b
@user-cz3no7ov1b 4 ай бұрын
Woooow izinyembezi zovuyo haaaay nkosiyam🎉🎉🎉🎉
@NosiphoMalingaMalinga-po2et
@NosiphoMalingaMalinga-po2et 4 ай бұрын
Enkosi bawo ukhule nganeyomuntu ubeyisbonelo esihle God bless you 😢
@NtombiMbatha
@NtombiMbatha 4 ай бұрын
❤❤❤❤❤ u Jehovah akakuphakamise njalo fanos❤️❤️❤️
@mzamomanyathi7990
@mzamomanyathi7990 4 ай бұрын
Ngiyabonga nge motivation yale nsizwa ngibukele ku U-Tube ngise Boksburg egoli waze manginqinisa amadolo umfana .....ngimfisela impumelelo
@mphumzenizulu919
@mphumzenizulu919 4 ай бұрын
Ngavele ngazalwa kabusha mina ngi32 years but ngidlala abelungu,ngyabonga mfwetu kusuka namhlanje ngizelwe kabusha
@africa8125
@africa8125 4 ай бұрын
Impela ubuhlakani nangempela lobu❤❤
@bongiwemadlala72
@bongiwemadlala72 4 ай бұрын
Khula Ngcolosi,owazalwa ukuphethe nakho kuchume,you are one of ama Billioners azalwe ngama 2000,BIG UP
@charitymathe
@charitymathe 2 ай бұрын
Words of wisdom from a very young man God bless u myson may they see the best in u keep up the good work 🙏🙏🙏
@user-zd8uz7mm1k
@user-zd8uz7mm1k 4 ай бұрын
Mfowethu uNkulunkulu akuphakamise njalo uyayithatha uNkulunkulu into engelutho ayihlalise namakhosi ❤🎉
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 4 ай бұрын
Kunjalo😊❤🎉
@user-gj1nx6cz4q
@user-gj1nx6cz4q 3 ай бұрын
Siyabonga ndodana yami engathi uNKULUNKULU asenzele konke okufiswa yinhliziyo yakho aqede abusise lomsebenzi wezandla zakho
@JabulaniCebekhulu-up7rq
@JabulaniCebekhulu-up7rq 2 ай бұрын
Ayathokozisa amazing akho,uyindoda kungathi angawela ezindlebeni ezizozwa,Bancane abanomqondo onawo,qhubeka ukuze nomunye angalinge afune ukufunda emaphutheni akhe.Khula ukhokhobe.Yes bathi 'Diamonds come in small packages' yet it's worth a million.💪 keep going....
@doctormthokozisimnguni2945
@doctormthokozisimnguni2945 4 ай бұрын
Ewu kodwa bengisfuna iskole mfoka Ngcolosi, education plus intelligence equal to success 🙌
@nokuphiwazulu7577
@nokuphiwazulu7577 4 ай бұрын
I like the motivation
@PhillyMdluli-qd8pp
@PhillyMdluli-qd8pp 4 ай бұрын
Nkul.... akuphe Amanda mfannwami uqhubekele phambili ngibuka iBillioner lapha kuwe ndodana ngibana usiza abantwana abangasebenzi ubapha umsebenzi uNkul... akuphakamise njalo❤❤❤
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 4 ай бұрын
Ccza❤🎉😊
@user-ls1lf4iv1f
@user-ls1lf4iv1f 4 ай бұрын
Lengane ihlakaniphile inenhlonipho iyeken nje sengath ingath noma iiganwa ibheke kahle
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 4 ай бұрын
Ewu ngaze ngamthanda lomfanyana bakithi.❤❤❤❤
@PhumeleleZulu-uv1ym
@PhumeleleZulu-uv1ym 4 ай бұрын
Move on my boy I wish u all the best isizulu sith inkunz isematholen. Sengat Tixo angakwabel mfaz oqhotho nonenhlonipho ukhule Ncolos uwakhe umuz ka bab wakho ngikufisel nqubekela phambil nomsebenz wakho
@kathijasulaiman2828
@kathijasulaiman2828 4 ай бұрын
Good boy!! May The Almighty shower you with His blessings & give you strength to reach your destination 🙏
@JabulisileKhoza-wr7rg
@JabulisileKhoza-wr7rg 3 ай бұрын
Wow ❤❤ what a talent.May God bless and protect this young guy
@user-st9zz1et1x
@user-st9zz1et1x 4 ай бұрын
Yaz yangi motivator nansi ivideo🤞🤞🤞
@prettyndlovu9951
@prettyndlovu9951 4 ай бұрын
Msweli sekusele nje ukuthi uyesontweni ukhethe uJehova🎉
@andiswakaka8949
@andiswakaka8949 4 ай бұрын
❤❤❤❤❤❤❤ yhoo yhoo Mthobisi Bengu may Almight God bless you my brother , Solomon of our days❤❤❤
@sibongilebiyela2784
@sibongilebiyela2784 4 ай бұрын
U Nkulunkulu abe nawe Nsizwa ❤🎉🎉
@FikileMeyiwa
@FikileMeyiwa 4 күн бұрын
Nkosi uze uyigcine lengane kulomhlaba ohlabayo ngaze ngakuthanda mfana wami uqhubeke nenhlonipho yakho❤❤
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 4 ай бұрын
❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤eyi nkosi yam ngiyayibongela lengane.
@bbypatokamahlobo4370
@bbypatokamahlobo4370 3 ай бұрын
Yoh mina am in tears 😭😭😭what a wisdom nkos yam lengane , sengathi uThixo angamvikel lomfana bakithi wat an inspiration 🙏
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 3 ай бұрын
Mmmm
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 4 ай бұрын
Yaze yahlakanipha lengane.😮😮❤❤❤❤❤
@BathobileNgcobo
@BathobileNgcobo 4 ай бұрын
Dlabazane siyabonga uNkulunkulu akukhulise ai uvuthiwe ngomqondo
@sphesihlemasphera7746
@sphesihlemasphera7746 4 ай бұрын
This young man is inspiring me very well angikho mdala kunaye ngimshiya ngo3 yrs kdwa ngathi uyena omdala❤❤ keep up man
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 4 ай бұрын
Nces mfweth izinto ezwnzakalayo
@costanciavutane3533
@costanciavutane3533 4 ай бұрын
Yang men💪💪💪💪💪💪💪🙏🙏
@solanimathenjwa6563
@solanimathenjwa6563 4 ай бұрын
Ingizwisa ubuhlungu le video yalensizwa ,ikakhulukazi uma ngibheka imfundo yase South Africa.
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 4 ай бұрын
Umuntu lona ophiwe ukuhlakanipha okungale🎉😊❤
@vusinsele326
@vusinsele326 4 ай бұрын
Kuyaphilwa eNkandla 🙏
@user-mh2uk4uf7o
@user-mh2uk4uf7o 3 ай бұрын
Waze wabusiseka mfanuwami usemncane engathi abanye abantwana bebengasika Patten kuwena siyabonga God bless you
@user-bz3rw9hl7l
@user-bz3rw9hl7l 4 ай бұрын
Sawubona baba msweli siyawubonga umsebenzi wakho ngicela ifoon. Ne account number
@zandilezah3404
@zandilezah3404 4 ай бұрын
Aybo yahlakanipha bo yazisa abazali bengasekho my Ngwenya 🙏🙏
@vuyolwethupayi5221
@vuyolwethupayi5221 4 ай бұрын
Inspiration ❤
@user-lb2bc2zn5c
@user-lb2bc2zn5c 4 ай бұрын
Good boy keep it up my dream business
@BabhekilemduboMdubo
@BabhekilemduboMdubo Ай бұрын
uNkulunkulu akbusise mfana wami.ngokuzama kwakho .keep it up the good work 🙏🙏
@fisanizondi951
@fisanizondi951 4 ай бұрын
Moyoyingcwele yaze yakhula ngengqondo lengane umqondo wakho ukhule ngaphezu kwesdumbu sakho halala boy💃💃💃💃💃
@thabanimthembu1311
@thabanimthembu1311 4 ай бұрын
Kuyosifundo lesi ukuthi noma iskole singangechume kepha okusemqondweni uma unenjongo nokungalilahlithemba nkulunkulu uyakuphakamisa🙏🙏
@user-vx6bp2vh6p
@user-vx6bp2vh6p 3 ай бұрын
Wow am impressed well done son God bless you
@siyah2607
@siyah2607 3 ай бұрын
Siyabonga kakhulu kubaba umsweli ngosizo lolwazi osinika lona njalo njalo 🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽BIG UP MY BROTHER🎉
@user-mw2yo1pl5v
@user-mw2yo1pl5v 4 ай бұрын
Woow❤Mmmm engath ungaba isbonelo nakwabanye mfethu,inqondo yakho Isabalele kakhulu.
@thembekazuma4465
@thembekazuma4465 4 ай бұрын
UTHIXO AKWANDISELE ❤
@walterntombela8031
@walterntombela8031 4 ай бұрын
Msweli bekufanele ubuyele kulensizwa ,inobuchiopho lensizwa futhi iyaphambili lensizwa idinga nje ongayiphakamisa nje kancane .Iyakude lensizwafuthi ubona nasekhaya indlela abamnika indawo ngayo.South Afrika my continent phakamisani lensizwa inobuchopho.
@dumisanimhlongo5695
@dumisanimhlongo5695 4 ай бұрын
When we go to school we learn theory and we learn practical the young is more practical than theorical meaning when you are hanhs on that is where is your wealthy well done my Son go on till you reach the likes of Bill Gates Rupert's and Openheimers All is well God bless 🙏
@ntokomazungus789
@ntokomazungus789 4 ай бұрын
Babu Msweli..AWUHLAWULILE..IHLAYA 28 YEARS
@justicendlovu1104
@justicendlovu1104 Күн бұрын
Very impressed boy yoo big up🔥🥂❤️💪💪🍾
@zodwaamanda7589
@zodwaamanda7589 4 ай бұрын
Aw bakithi keep it up mfana muhle umsebenzi wakho mtaka Aunt
@contancehlatshwayo4146
@contancehlatshwayo4146 4 ай бұрын
Siyabongamfanawami uNkulunkulu akwandisele uchubekenjalo sibonganobaba Msweli ukuzinikaisikhathi nendlebe yokulalela
@frzuma8045
@frzuma8045 4 ай бұрын
Siyabonga Nkulunkulu akufihle ndodana qhubekele phambili Baba Msweli akubusise Nkulunkulu uhambela wonke muntu
@thabomotaung205tthabomotau9
@thabomotaung205tthabomotau9 4 ай бұрын
Mfethu ngikufisela konke okuhle uqhubeke njalo god my blessed u
@sphamandlatsokiekhuzwayo5126
@sphamandlatsokiekhuzwayo5126 4 ай бұрын
Kuhle umsebenzi Ngcolosi🙏👌💫ngikufisela konke okuhle ozifisela khona ukuba KUPHUMELELE.
@user-br6ls6dv2m
@user-br6ls6dv2m 4 ай бұрын
😭😭😭😭😭kaze abazali bakhi bahambelani emhlabeni bengabonanga 🙆‍♀️
@ad1473
@ad1473 4 ай бұрын
Unkulu nkulu wabathatha ukuze ahlakaniphe
@thabilebock2231
@thabilebock2231 4 ай бұрын
I have the same mentslly as this young man and i am teaching the same to my kids. System tought us different. Eish. Yingakho sinje sizwe esimnyama. Kumele sishintshe ukucabanga
@anelentobela
@anelentobela 4 ай бұрын
Ngijabule ngamazwi ka mfwethu angikhulisile yize emncan kimi ngonyaka kodwa ngomqondo mdala danko❤❤
@maqhomohlakoana7538
@maqhomohlakoana7538 4 ай бұрын
Lengani yangishaya kaphakathi good boy uNkulunkulu akcine uphile boy uhlakaniphile ugood ngikuthandile boy you are so young but very very strong and unamandla
@SfisoMbongiseniNdawonde-dy5up
@SfisoMbongiseniNdawonde-dy5up 4 ай бұрын
Mfana Ka Ngcolosi sebenza mfanomuhle ngathi Nkulunkulu engakupha amandla uqhubekele phambili
@athidj6825
@athidj6825 4 ай бұрын
Waw Waze wamuhle umsebenzi wengane Ngaphandle nje kwe volume ngathi next episode ninga lungisa kuyo volume ithi uyaphezulu
@JoyceMokoena-bh2yy
@JoyceMokoena-bh2yy 2 ай бұрын
Msweli siyabonga kakhulu Yaz lomfana engathi uJehova engamfihla ❤
@zuzekambanjwa4701
@zuzekambanjwa4701 4 ай бұрын
Can this young man be my kids best friend, yey lomfana ungishiye ngispeechless wow what an intelligent young man
@mbongisenimasondo365
@mbongisenimasondo365 2 ай бұрын
Baba Msweli angikubonge ukuveza amaqhawe afana lalensizwa yakwaBhengu, umasikhuluma ngenkululeko yesiswe nokubuya kwezwe yilokhu ukukhululeka emnothweni ubenomhlaba wokusebenza. Akwande maAfrica 👏👏👏
Ayanda Msweli Foundation | Sifuna Isiphetho
39:49
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 41 М.
The child was abused by the clown#Short #Officer Rabbit #angel
00:55
兔子警官
Рет қаралды 15 МЛН
3 wheeler new bike fitting
00:19
Ruhul Shorts
Рет қаралды 51 МЛН
Жайдарман | Туған күн 2024 | Алматы
2:22:55
Jaidarman OFFICIAL / JCI
Рет қаралды 1,3 МЛН
Ayanda Msweli Foundation | Ifu Elimnyama Phezukwethu
29:51
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 144 М.
Ayanda Msweli Foundation | Akwaziwa Mbantshi Kujiya
42:24
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 58 М.
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Anginanzalo kodwa umkami ukhulelwe | S1 - EP41
28:59
Pass or fail?🤔 @Colapsbbx #pedro #beatbox #beatboxchallenge
0:45
BEATPELLA HOUSE
Рет қаралды 71 МЛН
Идеальный день ребёнка😂
0:11
МишАня
Рет қаралды 2,5 МЛН
Арестовали наглых мошенников 🤯
0:52
Фильмы I Сериалы
Рет қаралды 1,6 МЛН
ХЕЧ БУЛМАСА МЕХНАТГА БИТТА ЛАЙК БОСИНГ #2024
0:10
Муниса Азизжонова
Рет қаралды 4,3 МЛН
SIUUUU!
0:15
ARGEN
Рет қаралды 1,2 МЛН