Kuthiwa unenhlanhla kodwa awuyiboni kwenziwa yini lokho?

  Рет қаралды 75,120

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Күн бұрын

Umlando wasekhaya yiwo ongukhiye wazo zonke izinto phezu kwempilo yakho

Пікірлер: 217
@nomangesinthala8948
@nomangesinthala8948 Жыл бұрын
'Ukuzalwa wembhethe wukubanenhlanhla eliyi bhadi uma-ungalungisi' - that is wisdom Sir👏
@allernanoh3720
@allernanoh3720 6 ай бұрын
Wakhuluma bhiti
@ZinhleDuma-n8x
@ZinhleDuma-n8x 3 ай бұрын
Amen baba NAMI nginayo leyonkinga yokuthi kuthiwe nginenhlanhla kodwa angiboni ngiyagembhula sengineminyaka ngaqala kodwa akulungi lutho 😭😭 angaz ngoba nezinto sasekhaya zibheke Mina kodwa ngyazama imali kodwa akulungi🙏
@duduzilengubane5366
@duduzilengubane5366 Жыл бұрын
Yabonake today kukhulunywa nami ngqo Noma ngingaya kubantu kubatshazwa umcebo Omakhelwane bafuna izinto Kim cz dy blv I HV everything lapho ngixakekile,ND akuhlangani lutho empilwen 😢😢
@sandiledingani2687
@sandiledingani2687 2 ай бұрын
Yimina lowo Myaluza kunjengoba uchaza nje wonke umuntu ungibona nginemali uma kunjalo nakuwe kushukuthi isifo sethu bo Mbovu😅
@duduzilengubane5366
@duduzilengubane5366 2 ай бұрын
@sandiledingani2687 ngathi buye kudlaliwe ngathi
@siyandadanisa7972
@siyandadanisa7972 Жыл бұрын
Kunjalo Mpunga🙏kodwa khona okusalayo kuyenzeka inhlanhla yakho yeNgubo ithathwe zinyanga nezithwalo kukhona isho abathathelwa ubukhosi uzwe kuthiwa ubehlupheka kunesihlobo esikude ebesidle ubukhosi bakubo kulungiswe acebeke umuntu, ikakhulu kuloludaba silinyazwe ilezithwalo ezigcwele izwe bikelani imvelo namathongo enu konke kuzobuya.
@mkhabolengayondodemnyama8418
@mkhabolengayondodemnyama8418 Жыл бұрын
Syabonga mkhulu iminalowo kdala kthiwa ngenhlanhla kodwa dololo ukuybona kunalokho ngbonamabhadodwa lanake ukhuluma into ehluphamina ngifisa ukuxhumana nawe ngokukhulu ukushesha nakhu awsatholakali angazi mhlambe ngingaktholakanjani ngyabonga
@nthatomlangeni1598
@nthatomlangeni1598 Жыл бұрын
Eye opening episode. thumbs up X2
@NkosinathiThabethe-sr5vr
@NkosinathiThabethe-sr5vr 6 ай бұрын
Umdali akulondoloze. AMEN
@mthiza-tee
@mthiza-tee Жыл бұрын
Ey washaya bhutomdala ey wajula wajulisisa, sikwazi unjena-ke, ay yabona lesihloko mfwethu singenhla kakhulu!!! yi classic video le!
@ThabaniEnock
@ThabaniEnock 8 ай бұрын
Ikuphi nendawo impunga 💔siphila nakho ukubatshwazwa kwenhlanhla kodwa ayibonakali
@Matau-e8p
@Matau-e8p Жыл бұрын
Bo Mkhulu,today I learnt something new,glad I subscribed
@sifundochili9340
@sifundochili9340 Жыл бұрын
Baba ngyaklandela ulwazi ongipha lona lujule kakhulu ngimncane kakhulu kodwa ontanga bam ngikude kakhulu ngolwazi engilicosha kuwe Uphile Mlekeleli Uqhubeke uphilise Isizwe
@therealkhulekaniginatv7666
@therealkhulekaniginatv7666 Жыл бұрын
Mina kuyabonakala ukuth nginayo inhlanhla ngisho namaphupho ayakhombisa kodwa lutho inhlanhla
@josephinemotaung844
@josephinemotaung844 3 ай бұрын
Eish mkhulu ngathi ukhuluma nami bathi am rich bt mina ngiyahlupheka akulungilutho 🙏😭🙏
@PhindileDlamini-oo7em
@PhindileDlamini-oo7em 4 ай бұрын
Syabonga kakhulu ❤
@NcaneNkabinde
@NcaneNkabinde Жыл бұрын
Amen mkhulu ,lenkulumo iqonde Kimi nqo, ngatshelwa ukuthi ngazalwa ngembethe , kudingeka ngembulwe ukuze inhlanhla enginayo ihlale obala
@ndaba423
@ndaba423 Жыл бұрын
Amen Mkhulu wami Siyabonga KAKHULU ABADALA BASIGCINELE WENA MKHULU WAMI
@SandraNdlovu-h6z
@SandraNdlovu-h6z 17 күн бұрын
Thokoza mkhulu hayi uyibeka bhaa Siyabonga npela
@hlengiwengcobo419
@hlengiwengcobo419 Жыл бұрын
Mina akulungi lutho nami kwakuthiwa nginenhlanhla kodwa futhi ngake ngaba nayo yajika yavaleka sngazi ngenzenjani🙏🙏
@BhekiMuzi-eq1jn
@BhekiMuzi-eq1jn 10 ай бұрын
Mkhulu 🙏🏻 mina ngazalwa ngimbethe ngicela ungi size ukumbula ingubo yami
@lerothodinyatso6071
@lerothodinyatso6071 Жыл бұрын
Thank you for video Mpunga Yesintu they are very educational about our culture Siyabonga
@sibusisokhumalo9143
@sibusisokhumalo9143 Жыл бұрын
Siyabonga Mpunga
@NellyMasuku-u3o
@NellyMasuku-u3o Жыл бұрын
Amen Baba le ncwadi ewu700 ngingayithola ngise Eswatini
@Phoenix-mf5yf
@Phoenix-mf5yf Жыл бұрын
You are very eloquent
@WilliamTshabalala-pl1en
@WilliamTshabalala-pl1en Жыл бұрын
Thnk u mpunga eiiich kunzima esibhekane layo
@mlondolozindlovu6348
@mlondolozindlovu6348 Жыл бұрын
Asibonge Mkhulu 🙏💗
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 Жыл бұрын
Siyabonga khehla ngisacela ukbuza kuyenzeka yini kuthi uphuphele omunye muntu ngivezelwa umalume wami enqwambile.kodwa ukqala kwalephupho ngiboni nkosi ilanga ithi kimi sebekwamukele laykhaya ngithi yebo baba ngabe sengiyohlala emlilweni nomalume lo ngathi mengimbuka uganxile into engathi inyama enonile iyisphambano?
@ThandekaMgube
@ThandekaMgube 3 ай бұрын
Ukhuluma nami kuthiwa ngimbethe kubantu ngibukeka njengomuntu onemali omunyumthandazi wathy kufanelengabe ngihamba ngemonto
@thulaninene8789
@thulaninene8789 Жыл бұрын
Hhayi bayinkinga amakwebhethe mfoka Mbanjwa.....ngiyeza eMphelandaba
@edithndlovu-yg9wd
@edithndlovu-yg9wd Жыл бұрын
Thank you for sharing, my gaa was born in veil, I don't know what to do, Nonceba from Gauteng
@sthabisojaca
@sthabisojaca Жыл бұрын
Fuzehh fulele Hahhh kwande kakhulu Baba ngihlezi ngithokozile kakhulu
@alfredmabekebeke4583
@alfredmabekebeke4583 Жыл бұрын
Keep up the good work
@barbaragwala7746
@barbaragwala7746 4 ай бұрын
Ayy Mpunga yeSintu uyachaza baba..ukhule njalo nje baba
@nolukholokamva
@nolukholokamva 8 ай бұрын
👏👏Yhooo bawo kuningi ingaba mkhulu lokho kwembulwangugobela?
@khanyisagumede6432
@khanyisagumede6432 2 ай бұрын
Asibonge
@ndabukovilakazi3163
@ndabukovilakazi3163 Жыл бұрын
Sohlaza inkinga enkulu ekuyilungiseni lengubo imisamo yethu isilimaziwe. Kofanele kulungile imisamo kuqala. Kanti wathinta umsamo emndenini kuthiwa utshontsha idlozi. Ngalesosikhathi izinkinga zidlala ngawe. Kuvele kube nzima kakhulu.
@malizokhumalo2472
@malizokhumalo2472 Жыл бұрын
Hhhmm ngyakuzwa Mpunga eyii inzima lento yengubo yenhlanhla 😢ijika ibeyibhadi inkosi impela. Ngoba Uma isibongo singaqondile usuke ugaxele, iphinde ihambe nesiphiwo aii aii uchunge-chunge uzohamb uze ugobe 💔 . Lapho nabantu abadala abakwenzeli kubelula kuth uthole usizi ayii cha usuke ugaxele straight if ukulesisimo.
@bhutimxolisi
@bhutimxolisi Жыл бұрын
Mmmmm😢ngyakuzwa bhut mina iyona nkinga enkulu engbhekene nayo bangkhomba ekhaya komame lapho bathi konke kmele ngikwenzele khona as imbheleko but okwamanje ngsafunisela nam I hope ngizokthola cos umama uyakhumbula yize ahamba no nina esemncane but isgodi uyaskhumbula singazike esyobafica khona banjani ngokcabanga abantu bavele bethi uzotshontsha Idlozi if ufika ngalendlela kant lomkhulu uzongbulala if ngingayenzi lento ayfunayo
@Bet_with_G_light
@Bet_with_G_light Жыл бұрын
Eish inkinga yes yesbongo yimina senna 2 years ngzama uklungisa is isbongo Sam bt eyi kubi
@malizokhumalo2472
@malizokhumalo2472 Жыл бұрын
@@Bet_with_G_light bekezela mfo wam kuzolunga ngelinye ilanga uboke uyonikela kwaShembe ucele ukukhuluma nabantu bakini uzwe kudingeka uyilungise kanjani indaba yakho yesbongo.
@Alcamagnum
@Alcamagnum Жыл бұрын
Amen mkhulu cela kubuza owambathiswa inhlanhla uma isibheda futhi ilahleka ulungisa kanjan lowomuntu 👂
@ndabukovilakazi3163
@ndabukovilakazi3163 Жыл бұрын
Esikhathini esiningi abantu abadala bayakuvezela ngamaphupho. Inkinga enkulu ukuthi usuke sebekulimazile omagangane ngisho abathakathi phela bayayibona bona kuqala kunawe khona kuwo umndeni lo..
@ndabukovilakazi3163
@ndabukovilakazi3163 Жыл бұрын
Wayishaya esikhonkosini mfokaMbanjwa. Ukwembatha ingubo Kuyinto ejulile ngempela. Kanti akusiye wonke umelaphi ongakulungisela🙏🙏
@petrusmnguni6737
@petrusmnguni6737 Жыл бұрын
Washaya Khathini mnewethu 🙏👏
@zanokuhleblessing1568
@zanokuhleblessing1568 Жыл бұрын
Mpunga nkabi yam👍
@WongaMasiza
@WongaMasiza 6 ай бұрын
Asbonge mhlonishwa
@srngubaneopsmanager2238
@srngubaneopsmanager2238 Жыл бұрын
Syabonga Mbanjwa
@brytonnduku774
@brytonnduku774 Жыл бұрын
Thank you for the video. That happens to us
@nomthandazonkosi5903
@nomthandazonkosi5903 Жыл бұрын
Molo Mpunga yesintu ngiyakuzwa mina
@Choosen87
@Choosen87 Жыл бұрын
Mapholoba 👌
@motshidisimokubung6951
@motshidisimokubung6951 Жыл бұрын
Ngeyabpnga Mpunga. It is important kuthi Ithonga elekumbethe umcebo walo uwothole kanjani so that we must not be receive things that will benproblem.to us.
@lettiemaake5843
@lettiemaake5843 Жыл бұрын
Thokoza mkhulu ngiyabonga ukufunda okubalulekile amen 🙏💖
@NomvelusoNjungwini
@NomvelusoNjungwini 3 ай бұрын
Mkhulu cela ukubuza , mna kuthwa ndazalwa ndembethe umzimba wonke, uthi umawami yonke impahla yagqitshwa yonke ngoba babengazi ukuthi fanele babeke ingubo yami. Ingaba iyembuleka le ngubo yam if so how?
@ZuluLebohang97
@ZuluLebohang97 Жыл бұрын
Ngivumela nayo iMpunga yesintu mayithi ithongo ne thongo lifuna ukwenzelwa izinto ngendlala layo.
@FUNNYVIDEOS-uo8cr
@FUNNYVIDEOS-uo8cr Жыл бұрын
Syabonga
@philaniizzy-e6285
@philaniizzy-e6285 7 ай бұрын
Njenga nami nje abantu bazitshela ukuthi ngiphila kahle nginemali ngiphila kamnandi kodwa akukho lokho
@NtombifuthiKhumalo-b5p
@NtombifuthiKhumalo-b5p Жыл бұрын
Manje mkhulu ngibona kanjani ukuthi ngizazi ngimephi ngiyini siza mkhulu 🙏🙏🙏
@LindiweMaphanga-fg7hd
@LindiweMaphanga-fg7hd 7 ай бұрын
😢😢Yimi loyo angzi nokuthi ngibhekephi mkhulu
@nomthandazonkosi5903
@nomthandazonkosi5903 Жыл бұрын
Ngayimbula ngahlupheka ngasizwa ngasizwa insuzwa yasekuphakameni yangigeza loko okwenziwa.Kanti kwakufanele abazali bajabule ngize nothing uma ngizalwa bangihlabele imbuzi.Oh I experienced that kwakungathi ngizilandele amabhadi
@NhlanhlaFuze
@NhlanhlaFuze 11 ай бұрын
Siyabonga impela ngolwazi olunguka manje wafuna ukuthola one on one wenza njani
@BhekizithaHlongwa
@BhekizithaHlongwa 3 ай бұрын
Shuty akuyona eyami, kumele
@EmmahMasina
@EmmahMasina 5 ай бұрын
Yimi loyo
@banelezungu7058
@banelezungu7058 Жыл бұрын
Fuze efulela, siyabonga ngokusipha amazwi ahlakaniphileyo.
@NellyMasuku-u3o
@NellyMasuku-u3o Жыл бұрын
Nginenkinga kuthiwa nginethongo kodwa izinto ziyabheda langive la khona babuza langisebeza khona Nomntu umengibheka ubonangiphila kahle kodwa Lutho nomyeni wami kanjalo
@siyabongamdletshe2106
@siyabongamdletshe2106 Жыл бұрын
Wayibeka yakhanya Bha okukaNogwaja omhlophe ehlungwini.
@siyabongagumede4870
@siyabongagumede4870 Жыл бұрын
Hmmmm 😢 nabo okhokho bethu babenokungalungi kushut. Manje singayinqanda kanjani lento. Ungamhlambulula kanjani lomuntu ukuze lenhlanhla ibe inhlanhla eyisibusiso
@siphelelekohliso1181
@siphelelekohliso1181 Жыл бұрын
Eish yimi lowo ozithola ekulo nkinga 😭😭😭i have been told ukuthi bekumele ngisigwili kuko konke as bah ngiyingane ye wele.😭😭😭🙌🙌🙌
@leeshinga2369
@leeshinga2369 7 ай бұрын
Amen
@sizwilencube329
@sizwilencube329 Жыл бұрын
Icacile leyo Mpunga .....Bengicela ukubuza ukuthi uma abantu abadala bethi abafuni lutho nje bafuna ukuphakanyiswa kuphela ....ngicela incazelo
@MbukiseniZungu
@MbukiseniZungu 6 ай бұрын
A ngibonge ulwazi olujulile.
@mgabhazikhwela7120
@mgabhazikhwela7120 Жыл бұрын
Aiy khathini unzima mfw2 syabonga.
@NtombifuthiMbambisa
@NtombifuthiMbambisa Жыл бұрын
Ngiyabingelela Mpunga nami kushiwo njalo ukuthi ngazalwa ngembethe futhi nginenhlanhla kodwa mina angiyiboni anginalutho nje ngisebenza as a domestic worker and nginebhadi ngithola umsebenzi kubalungu abathwele 🙆
@sibongisenileonard852
@sibongisenileonard852 Жыл бұрын
Abathwele kanjan abelungu awuhlube idlubu ekhasini
@nosiphosithole143
@nosiphosithole143 Жыл бұрын
Iyooo....Sengathi ungathola usizo ngelinye ilanga. Kuvuleke inhlanhla yakho👏
@ndabukovilakazi3163
@ndabukovilakazi3163 Жыл бұрын
Ugade ukuba abasebenzisi Inhlanhla yakho ngoba abasebenzisa izilwane. Sukuma impunga yesintu ikuchazele ukuba umbathiswe ini nokuthi ulungisa kanjani🙏🙏
@NtombifuthiMbambisa
@NtombifuthiMbambisa Жыл бұрын
Ngiyabingelela Mpunga angaze ukuthi kwenziiwa yini lokho inhlanhla yami ngingayiboni.Ngicela usizo kuwe Mpunga ukuthi ungichazele ngeyami,ngimbhethe yiphi
@nomgcobocordeliabushula4345
@nomgcobocordeliabushula4345 5 ай бұрын
uma ngingabuza ubabona ngani ukuthi bathwele labo beLungu bakho ?
@MnoneleliShakes
@MnoneleliShakes 4 ай бұрын
Molo mkhulu ndicela ubuza Uba xakuthiwa ulitolo ? Ngoku kufuneka ndemnze ndoni ngoba ngelinye ixhesha iyemnzeka imndo xa ndiyithethile khodwa nothi okho 🙏🙏🙏
@sindiswangubo2708
@sindiswangubo2708 Жыл бұрын
UNyazi likbusise Mbanjwa likulonde lwandisi mihla yakho yokphila syakdinga😊❤
@sibonisomthombeni6651
@sibonisomthombeni6651 Жыл бұрын
Ngibingelele, ayi impela ukleza kogwansile...siyabonga Fuze
@ThoxSithole-kq2wx
@ThoxSithole-kq2wx Жыл бұрын
Thokoza mkhulu ungangisiza kanjani.ngazalwa ngembethe.
@lethiwesokhela72
@lethiwesokhela72 Жыл бұрын
Thokoza Mkhulu, ngicela imigudu nendlela yokuthola izigcwadi lezi ze-combo.
@nikkimahlase7379
@nikkimahlase7379 Жыл бұрын
Yaz ngathi mpunga ikhuluma nam angsakholwa nanokuthi nginalo ithonga ngenxa yosizi enginalo
@Steiung
@Steiung 8 ай бұрын
Hayi unzima mfoka Mbhajwa... ngiyakuvuma!
@NoludweLingani
@NoludweLingani 10 ай бұрын
Yhooo ndiyabulela ngolwazi olubaluleke kangaka.
@danielmaluleke1540
@danielmaluleke1540 4 ай бұрын
Ng'yabingelela kweMpunga, mina nami baya babaza inhlanhla yami ngaba laphi na bantu kodwa angi boni. Ng'thola njani uncedo ngoba angi sebenzi.
@sizwilencube329
@sizwilencube329 Жыл бұрын
Manje wenza njani uma abantu abadala abasekjo abangangicazele ngabantu bakudala babehlambulukile noma chaa
@williammbhele1188
@williammbhele1188 Жыл бұрын
Kuyacaca mkhulu siyabonga
@DanisMark-vy6me
@DanisMark-vy6me Жыл бұрын
Mpunga yehlathi kwanzim ngath yimin sengize ngiyabuk
@ThandekaMgabhi-h4x
@ThandekaMgabhi-h4x Ай бұрын
Sawubona
@SduduzoMzobe
@SduduzoMzobe Жыл бұрын
Bengicelukuzwa uyithenga kanjan
@nomahposh
@nomahposh Жыл бұрын
Awe mkhulu ngaty ukhuluma nam
@Lindokuhle-js7hl
@Lindokuhle-js7hl 8 ай бұрын
Wabeka kahle mkhulu... Cela ukbuza mengabe kthiwa uzwalwe ugaaxile
@HoneyShabangu-dy4bw
@HoneyShabangu-dy4bw 9 ай бұрын
Mkhulu giyabonga
@NtombiKhuboni
@NtombiKhuboni 11 ай бұрын
Power
@MaJobe_777
@MaJobe_777 Жыл бұрын
Ngiyabingelela khehla elidala👏. Umnikelo we appointment mkhulu uba into engakanani? ngiyafisa ukuza kuwe. Uyawasebenza ama weekends?
@mduduzishongwe1314
@mduduzishongwe1314 Жыл бұрын
Ngiyakhuleka Mpunga enkulu mina ngasukelwa enye insizwa nje sizihlalele yathi kimi mina nginomcebo omningi kodwa mele ngihlabe imbuzi ngizoyibona lento ayishoyo...so angazi kusho ukuthini lokho
@nkosiyawompongoshe6102
@nkosiyawompongoshe6102 Жыл бұрын
Yaz baba ngibabuhlungu mangikuzwa ukhuluma kanje,ngoba ngaya komunye ubaba oyisabatha ehostel wathi ngizenenkukhu emhlophe ayongigeza ngoba ngazalwa ngembethe ngayake ngagezwa inkukhu wathi ngiyinyathele Kona emfuleni.ngithe ngibuya ngathonga kuthiwa iwele lam likamoya unkulunkulu angiphe Lona lifile
@Nokuthulamdluli-p5b
@Nokuthulamdluli-p5b Жыл бұрын
Ey mkhulu kunzima nkosyam kungahlangani lutho okuzamayo mkhulu 😢😢😢
@MiniBongwa
@MiniBongwa 3 ай бұрын
Nami nginenkinga yokut njalo mangihamba kuthiwa nginenhlanhla kodwa angaz inhlanhla enjani esontweni bathi mele ngithenge amacandles angamakhalakhalaz ngizokhon ukuthola umsebenzi uhlale mangingakwenz ngekuhlale manje angizwangakahle
@janemathebula
@janemathebula Ай бұрын
sawubona mpunga mina bengi ryt esimeni Sami manje ngiya hlupheka ngi hambe yonke indawo kodwa dololo lutho angu lungi
@JabuMathenjwa
@JabuMathenjwa 3 ай бұрын
Uma umzamo wakithi Uma umsamo ungcolile ngiyembula kanjani ingubo
@nkonzoimbikatikati9434
@nkonzoimbikatikati9434 Жыл бұрын
nam kuthwa ndinemoto phofu azikho
@MakuleniKhumalo
@MakuleniKhumalo 3 ай бұрын
Mina nje izinto ziphunyuka ngiziphethe, imisebenzi ngiyakuthola i win the interviews but kuyaphunuka
@NqobileDladla-u2g
@NqobileDladla-u2g Ай бұрын
Bab Mbanjwa namhlanj upete minuqobo ngy nkosazan engasaqond luto ngokwenzeka kim sekukning kakul ngsebenze nzim kfunda ngpase ngama flying colours koda ngbhashe khaya sengize ngayihlaya endawen ngoB ka36 point ongatathwa ndawo kmaVava msebenz ama cv ahamba ngabizwa nghluphekil kakul ngbuya kw gobongo amabhavu ngzanywa kubi kubi sengz ngyazyekelel sengvume konk kut shut angpiwanga luto mhla ngza ezwen ngyafis kut ngzoxoxa naw nam hlamp sengfike lapo kwakmel ngtolusizo ngokomoya nengqondo kwelulekwa cz im 23 yrs koda ngsele kakul kwengpase nabo kim kmile konk😊
@SibongileNsele
@SibongileNsele 4 ай бұрын
Ngyabingelela ayii wakhuluma baba wabhekisa Kim ngendlela ezibheda ngikhona izinto kodwa kuthiwa nginenhlahla kodwa akulungi lutho kunom klunge Ku worse😢
@sizakelemdakane6917
@sizakelemdakane6917 3 ай бұрын
😊
@mawaya2084
@mawaya2084 Жыл бұрын
Ngiyabonga ngolwazi ngoba nami ngitshelwa gco ukuthi ngicebile kodwa ngiyahlupheka akuhlangani lutho
@sibongisenimaphumulo
@sibongisenimaphumulo Жыл бұрын
Izangoma nazo zinezilwane, Manje uma ungenwe iso kufanele wenze njani
@princessbuhlegregory5479
@princessbuhlegregory5479 3 ай бұрын
Ai nami khathele kunini kwakuthiwa ngazalwa ngembethe nginenhlanhla koda lutho ngithwele yooh konke ngiyakusebenzela kanzima kuze ngithole okuthile sengazama ngakhipha imali ezinkulu ngimbulwa lengubo koda lutho ukusizakala 😢
@ThandekaMgube
@ThandekaMgube 3 ай бұрын
Uthy uyahlanganisa akuhlangani lutho kodwa kuthiwa unenhlanhla
@zanelemadubela6406
@zanelemadubela6406 11 күн бұрын
Mkhulu ngicela ungisize ungitshele ngamanono enziwa kanjani ngoba eish angazi lutho
Ukuze konke okucela emsamo kwenzeke naku ekumele ukuqonde
23:54
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 38 М.
Quilt Challenge, No Skills, Just Luck#Funnyfamily #Partygames #Funny
00:32
Family Games Media
Рет қаралды 55 МЛН
BAYGUYSTAN | 1 СЕРИЯ | bayGUYS
36:55
bayGUYS
Рет қаралды 1,9 МЛН
Правильный подход к детям
00:18
Beatrise
Рет қаралды 11 МЛН
Ekumele ukwenze ukuze Amathongo ezokuthanda akuphe imali
14:51
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 34 М.
UMOYA WENZUZA   - MKHULU MAZIBUKO
18:28
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 51 М.
ukuzalwa wembethe kwinhlahla
4:31
INKOSIYEMBONO YOKPHILISA
Рет қаралды 472
Umsebenzi wokufaka abantu abadala ekhaya
12:08
Umsamo Institute
Рет қаралды 206 М.
Ukuhlola With Dr Khehlelezi | Indaba Yesintu
46:16
Gagasi FM
Рет қаралды 63 М.
Ubona Ngani Ukuthi UneSthunywa.[0780046059]
14:46
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 335 М.
Into eyenza amaphupho angacaci nendlela yokuwavula
17:44
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 51 М.