KUTHOLAKALE ISIMO ESINGESIHLE KUMAMA OHLALA NESTIFIKETI NECARD LOKUHOLELA INGANE ENGAHLALI NAYO

  Рет қаралды 142,731

Stetelegu Media

Stetelegu Media

Күн бұрын

Пікірлер: 1 600
@ThamsanqaSydwel
@ThamsanqaSydwel 14 күн бұрын
Waze wanenhlonipho losisi.Thumbs up Sisi Stetelegu well presented show always.
@hloniphanindlela4800
@hloniphanindlela4800 11 күн бұрын
Noma ngabe zingaki ingane zakho maka Boy unomoya omuhle futhi kuyacaca bungakhiphi izisu njengabanye..big up lapho nd ngyakthanda mna shoo
@mpumemtebeni979
@mpumemtebeni979 Күн бұрын
Uqinisile lapho
@HleMteshane
@HleMteshane 14 күн бұрын
nikhohlakele nonke enamithisa umaka Boy namshiya nezingane, Zinja ezingodli
@CeciliaNkabinde
@CeciliaNkabinde 14 күн бұрын
Odoti bonke vele nje bathatha i advantage eslimeni sokuqaka esammithisa base bethola i ground lokudlalela kodwa balokhalalakhe hai uyangidina shem
@sistermalinga3213
@sistermalinga3213 14 күн бұрын
Naye kwakumele aprevent,idoda ayibanjwa ngenganr
@CeciliaNkabinde
@CeciliaNkabinde 14 күн бұрын
@sistermalinga3213 ayengekho ama contraceptive njena ngakubo kkkkk
@PatrickMDlamini
@PatrickMDlamini 13 күн бұрын
Yeah uqinisile lapho..abanye abafana odoti nje..!
@goodneessithembisomabaso4010
@goodneessithembisomabaso4010 6 күн бұрын
Buye ezingondli usenkingeni nje ngoba wakhuleliswa abantu abangondli akaphephise uMaka Boy uNkuluNkulu uzomkhumbulakuleziNgane zakhe zikhona eziyoba lusizo kuye
@sluweeKay
@sluweeKay 14 күн бұрын
Wamuhle uMakaBoy😍 nomoya wakhe,Sengathi zingamlungela izinto🥺🕯️
@MazwiNtolo-gw3vz
@MazwiNtolo-gw3vz 14 күн бұрын
Mletheni lana lomama ngimthande ngmnakekele❤
@HleMteshane
@HleMteshane 14 күн бұрын
ngicela umthathe
@Ziggyzag1297
@Ziggyzag1297 14 күн бұрын
Uzwile ukuthi uno 10 wezingane?
@HleMteshane
@HleMteshane 14 күн бұрын
@Ziggyzag1297 Kodwa mfethu kuzopataniswa
@sukoluhlenyathi2849
@sukoluhlenyathi2849 14 күн бұрын
Unesmilo bandla u mama ka boy kodwa ndoda ndini awunamahloni ulwela i grant ye ngane ufuna ukuyo khokhela omashonisa ngemali yengani ..Sisi thatha ingane yakho phume emabhozeni
@sukoluhlenyathi2849
@sukoluhlenyathi2849 14 күн бұрын
Landi ngane cc God will provide
@NomusaZungu-wp3xn
@NomusaZungu-wp3xn 9 күн бұрын
Siyabonga cc Stetelegu uyimbokodo Dali.❤❤❤❤❤ Samke landa ingane kubo iqili lendoda elifuna imali yeqolo May God bless you and your family uyahlonipha cc uphansi udinga indoda hhayi lodoti wendoda iqili shame uGod uzokusiza uthole umsebenzi 😭😭😭😭
@juliamokoena4094
@juliamokoena4094 14 күн бұрын
Respectful woman she's very much good woman i love her so much she's mbokodo u mama❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@NtokozoMthethwa-x5i
@NtokozoMthethwa-x5i 14 күн бұрын
Mmmmm koda MakaBoy waze Wamuhle nomoya wakho ngaze ngakuthanda ❤️♥️♥️ uNkulunkulu aze skubusise ngomsebenzi
@nomaSokalisa
@nomaSokalisa 14 күн бұрын
Akuve emuhle bakithi❤
@shirleysamela2902
@shirleysamela2902 10 күн бұрын
Myekeni sekezele kakhulu nani nizohluleka
@NompheloTukani
@NompheloTukani 14 күн бұрын
All the best sisi empilweni unkulu nkulu ingathi angakupha umsebnzi yazz
@NokwandaKhumalo-s9f
@NokwandaKhumalo-s9f 14 күн бұрын
Mhla ngamakahle ngiyomfuna ngize ngimthole locc ngimuphe okuncane angikaze ngizwe ubuhlungu kanje ngomuntu wesfazane 😭😭kodwa ngiyethemba unkulunkulu akamulahli owakhe 🙏
@VincentNxumalo-e5m
@VincentNxumalo-e5m 13 күн бұрын
Amen Dadewethu
@TholaKunene-bp3cx
@TholaKunene-bp3cx 13 күн бұрын
Akundoda lokhu into yokulahlwa nje
@SiboneloReginald
@SiboneloReginald 11 күн бұрын
Awu kodwa ngesithethelengu Sami madoda avengikuthand
@HlengiweNxele2411
@HlengiweNxele2411 11 күн бұрын
Mmmm ngaze ngabuzwa ubuhlungu bukacc yaz locc ulimele strong kodwa kubukeka ngathi abubonakal ubuhlungu bakhe😢
@beautymawela6985
@beautymawela6985 8 күн бұрын
@MongileGama
@MongileGama 14 күн бұрын
Sizoncipha isitetelegu sethu uma sesihamba endaweni ezinzima, sisithanda singcivaza bakithi. Yhoo , siyalunamathela udaba isitetelegu kuze kulunge. Thanks Ste God bless you.
@ThobileZuke
@ThobileZuke 14 күн бұрын
Nami angithandi bakithi noStetelegu eseshiswa ilanga ezintabeni
@preciousmthethwa7902
@preciousmthethwa7902 13 күн бұрын
Uyangicika uyise kaboy iqili leli Samke cc ungamniki istifileti loguluva.uzozisola thatha ingane yakho uhlupheke nazo Zonke dadewethu uNkulunkulu ngeke akuphe umthwalo ongaphezu kwakho unenjongo ngawe mtase ngelinye ilanga uyoxoxa inganekwane .usuphumelele empilweni.. sengathi uJehova angakupha itoho dadewethu ingane yakho le ephathekile uJehova uzoyiphilisa izophola dadewethu..uzoba ryt...❤🙏 ubhuti iqili lokuzalwa lomhlobo unjalo vele unamanga tomuch
@SenzoGatsheni
@SenzoGatsheni Күн бұрын
What's a sad story angisafuni nokulizwa isayidi lika Mfazi olengisile wakwa Gwala angikwaz ukumubiza nge Ndoda lo Ayikho into obuzoyakha naleli phixiphixi elino limu Samuke sorry sisi
@princessnyawo1247
@princessnyawo1247 14 күн бұрын
Ubaba wengane akabuyisele ingane kunina wayo akekho umuntu wesifazane ongaphana nengane kungalandeliwe imigomo njengenhlawulo nokuyilobola ngesintu MaGatsheni I lv u n ur wrk ❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🙏🙏🙏🙏
@palesamalefane5766
@palesamalefane5766 11 күн бұрын
they always lie that the want a child just for a while, yet they know that they are not going to return the child, that is what the father of my son wants to do. but i can not let him take my son because he himself can not even look after himself.
@LuthandoNondukwana
@LuthandoNondukwana 7 күн бұрын
Wena uyagula ngoba the time ingane iya laphana akuzange kubhekwe lokho kuthi ihlawuliwe noma bayilobolile yini. So wena nje uyayisanganisa
@SuperBoongz
@SuperBoongz Күн бұрын
mama kaoy ngakuthanda nkosi yami uyinja ubabba kaboy uhlulwa ukondla ingane
@TracyFifi
@TracyFifi 10 күн бұрын
Kunzima ntombo kodwa kuzolunga ngoba awuzange wacabange ukubulala ingane zakho;;God bless you 😍
@Mbusowabalondo
@Mbusowabalondo 14 күн бұрын
Nkosi yami uxakekile lomtwana uma ka boy udinga usizo ngempela .Babukeli angeke na siphose okuncane sisize lontombazana uxakekile ngempela bona nendlu ayinamaglass akuphephile nhlobo nabantwana umhlaba mubi.😭😭
@sarahmthombeni9145
@sarahmthombeni9145 14 күн бұрын
I'm with you on that SA let's help this woman
@thokozanintinga3560
@thokozanintinga3560 14 күн бұрын
​@@sarahmthombeni9145nami ngiykufisa lokho athole nje okuncane kungawenza umehluko
@nomthandazotshabalala6512
@nomthandazotshabalala6512 13 күн бұрын
😢😢ngempela Nkosi yam 😢
@eunicekunene4260
@eunicekunene4260 13 күн бұрын
Umbono omuhle lowo
@nondumisotundube8616
@nondumisotundube8616 13 күн бұрын
Cc Stetelegu siphose kuphi noma ngu R50 it will go a long way
@NomfundoShezi-v8x
@NomfundoShezi-v8x 11 күн бұрын
❤❤Stetelegu syabonga 🤗 ngyasazi lesimo sika Maka boy 2016 ngibuyela eskolen babehlez befuna imali yeqolo lapho ngintandane anginabani ubaba wengane esebenza 😢ngathi ngiqeda Matric 2017 au ngalanda umantanam ukhulile manje wenza grade 8🫂
@nomsamakatshu6367
@nomsamakatshu6367 11 күн бұрын
Pls ungangikhalisi Majambase,why ungazange ungicele ngikugcinele ingane yakho bbygal 😭 yayizokudla esikudlayo,ulahlele for Pampers nevaselina yayo
@BongiweMakua
@BongiweMakua 6 күн бұрын
I love you ❤
@thulynkabinde1563
@thulynkabinde1563 14 күн бұрын
Watching from Soweto uyimboko cc lobaba uyisigebengu futhi unamanga
@zandilesangweni5426
@zandilesangweni5426 14 күн бұрын
And ucc uzwakala ethembekile futhi unenhlinipho nesizotha
@BongekileNothando
@BongekileNothando 10 күн бұрын
Ngingamtholaphi u cc nkosyami ngithengele umntwana ogulayo izimpahla😭😭😭😭
@stetelegu1591
@stetelegu1591 10 күн бұрын
@@BongekileNothando 0789388661 sithinte kule number sikuxhumanise naye
@NolieManqawa
@NolieManqawa 7 күн бұрын
😅😂😅🎉
@NomaxabisoMletshe
@NomaxabisoMletshe 6 күн бұрын
Kuyabonakala ukuti maningi amanga kulomndeni macala nje
@ZinhleNdlovu-y6o
@ZinhleNdlovu-y6o 14 күн бұрын
Muhle Lo cc no Moya wakhe Yaz cc umdali uzokutakula kulolusizi one day
@dollymahlangu6148
@dollymahlangu6148 8 күн бұрын
This situation it's very painful 😢cc uJehova akwandisele uthole umsebenzi ukhulise izingane zakho Stetelegu big up my sister uyawenza umsebenzi wakho God bless you ❤️👊👊
@thandekanzuza
@thandekanzuza 14 күн бұрын
Dadewethu landa ingane yakho uhlale nayo❤❤uJehova akuphe umsebenzi kukhanye nomntana aphile
@BuyisiweGama
@BuyisiweGama 14 күн бұрын
Amen and amen makubenjalo unkulunkulu usithanda sonke
@zodwapatiencemajola1863
@zodwapatiencemajola1863 13 күн бұрын
Waze wathobeka u cc,ay cha ekababa kaBoy usithathaphi isibindi sokufunana namaqolo ebe engahlawulile ngisho ingane. Cha babakaboy yondla ingane umakaboy uzoliletha iqolo usazixakekele .ngelinye ilanga cc uNkulunkulu uyokusula izinyembezi❤
@mhlengisolution7960
@mhlengisolution7960 11 күн бұрын
Aksondoda lee amasimba 😢
@MpumeTembe
@MpumeTembe 14 күн бұрын
❤inhlonipho kumaka boy
@helennyembe2369
@helennyembe2369 12 күн бұрын
INHLONIPHO TO THE HIGHEST LEVEL .UBABA KABOY ISEHLULEKI SENDODA , UCABANGA I GRANT KUYI WAY OUT YE FINANCIAL PROBLEMS ZAKHE. IZINGANE ZE EX MARRIAGE YAKHE UYAZIHOLELA YINI .
@NombuleloNtuli-mo7jg
@NombuleloNtuli-mo7jg 14 күн бұрын
Thank you stetelegu uyingqwele you are a hero nendlela okhuluma ngayo nje kuyakhombisa ukuthi uphuma ekhaya eliphilayo usemncane kangaka
@Ttouch123
@Ttouch123 14 күн бұрын
My beautiful daughter, ngikthanda ngolo thando makoti wakwami❤ Ngithanda ubuntu bakho ntombazane yami, wuwe uMaqumbane nje 4ever you my kids. Nisebenza ngobuntu neqiniso always
@FreedomCelimpilo-kg4cd
@FreedomCelimpilo-kg4cd 14 күн бұрын
Asingene lapha ku Super Thanks Magatshen ngokuthi sicindezele laphaaa 👉
@stetelegu1591
@stetelegu1591 14 күн бұрын
Singabonga kakhulu🙏
@ThembekaNkosi-c9p
@ThembekaNkosi-c9p 14 күн бұрын
Ngifisa uNkulunkulu akusize akuphe umsebenzi, akutakule kulolusizi keep on praying you will be more shine
@SthembisoButhelezi-c5v
@SthembisoButhelezi-c5v 14 күн бұрын
Amen😊
@nomancube602
@nomancube602 14 күн бұрын
Ubaba ka boy bomama ka Boy are both cool parents kodwa asingeke singakuboni lokho inkinga ekhona nje yiziswelo but they are cool parents indeed
@zakithimpanza7460
@zakithimpanza7460 14 күн бұрын
Empeleni nobaba ka boy ngumntu nje indoda fth emhloniphayo umaka boy, snc eho ukth ebezitshela ukth kumhambela kahle. That man is cool shame babefanelene
@thulemajola7918
@thulemajola7918 14 күн бұрын
Ngaze ngamzwela ucc nkosi yami😢😢
@CynthiaMthimunye
@CynthiaMthimunye 14 күн бұрын
Nkosi yam 😢
@zakithimpanza7460
@zakithimpanza7460 14 күн бұрын
Kdw labantu kubukeka bebehloniphana nje kwafika lelidimoni lokwehlukana😢😢😢😢
@priscillancube5773
@priscillancube5773 14 күн бұрын
MaGatsheni always on point👌❤ubekekile uvuthiwe uSamke kodwa lobaba uhlulwa yingane angaze akhalele imali yeqolo🙌
@shirleysamela2902
@shirleysamela2902 10 күн бұрын
Imali yeqolo yeyomntwana not baba or mama
@phindilevilakazi154
@phindilevilakazi154 14 күн бұрын
Waze walahla ubaba ka boy.. umakoti omuhle kanje. Cc ufanelekile uzothile Jehova engathi angakupha indoda cc❤
@MbusiNgiba
@MbusiNgiba 13 күн бұрын
Yena muhle impela kdw awngeke umakoti ozofika emzin neyngane eziwu 10
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 12 күн бұрын
​@@MbusiNgibaKungcono athole itoho oe
@shirleysamela2902
@shirleysamela2902 10 күн бұрын
True
@sizwesphah
@sizwesphah 2 күн бұрын
Uzothile Yaz 😢❤
@immaculatemadonsela7272
@immaculatemadonsela7272 14 күн бұрын
Big up Maka boy akafusege ubaba Boy uyiqola ulwela iqolo tsek
@NanaMbatha-do6vh
@NanaMbatha-do6vh 14 күн бұрын
And ukhulumela leR500 we grant shame Nxi!!
@CeciliaNkabinde
@CeciliaNkabinde 14 күн бұрын
And tseg shem indoda ethen ekhalela u 500
@ThembekaNkosi-c9p
@ThembekaNkosi-c9p 14 күн бұрын
Angiyithathi nje crc indoda egada iqolo
@GuguNzama-yi3mh
@GuguNzama-yi3mh 14 күн бұрын
​@@ThembekaNkosi-c9pisehluleki sendoda
@MbusiNgiba
@MbusiNgiba 13 күн бұрын
Naze navumelana ngombhede,manje uma exakekile enzenjan,yebo ngiyamuzwela usis but imal eyengane not usis
@BuhleSibisi-d3x
@BuhleSibisi-d3x 14 күн бұрын
Indoda ingenaphi emalini yeqolo😢😢ayingeke Sis Samke engath uNkulunkulu angakusiza uthole umsebenzi nomtwana ongaphilile sokhuleka aberyt.nomtwana umlande okungcono nidle nonke endaweni eyodwa nabantabakho❤️❤️
@BusiMbatha-m9m
@BusiMbatha-m9m 14 күн бұрын
Lemali kwakufanele ibizwe ngokuthi imali yesisu ngoba umuntu omithayo umama wengane
@mlungisihlongwane8874
@mlungisihlongwane8874 14 күн бұрын
Nonsense nje yendoda ukukhulumela imali yeqolo sengimele kuthiwe imali yenkomo ngoba iyona ephushayo kanzima
@Zinhle-c1
@Zinhle-c1 14 күн бұрын
Ilento engizibuza yona nami ukuth indoda ekhulumela iqolo isahluleki sendoda, indoda yangempela ayibheki uhulumen ekukhulisen ingane yayo ibhoka kabi muke waytshel ngeqolo
@mlungisihlongwane8874
@mlungisihlongwane8874 14 күн бұрын
Uyazi sisi lendoda ibithi izohlaza usisi kodwa ihlaza thina madoda kwayona iyazohlaza nje ngizizwa ngishawa uvalo ukuthi kukhona umuntu wesilisa okhulumela imali yeqolo yoooh kusanzima
@DuduzileDlamini-z3i
@DuduzileDlamini-z3i 10 күн бұрын
Ihlazo koswa kuze kubizwe uStetelegu uyindoda enjani efaka imedia for igrant kahle kahle nino Mah wakho nathatha ingane ngoba nifuna igrant amahlazo cc engathi ungathola umsebenzi uphume kule family
@NosiphoCele-i4r
@NosiphoCele-i4r 9 күн бұрын
Nkulunkulu akusize cc uthole msebenzi ukwazi nakekela abantwana bakho all the best mbokodo
@thabomajikela1042
@thabomajikela1042 8 күн бұрын
Kodwa ubaba makakhokhele ingane kqala.Makangalweli imali ye grant bafethu.
@SusanSishi
@SusanSishi 14 күн бұрын
Kwazekwabuhlungu dadewethu vele ulande ingane yakho usekubeka Kabi ukuze ungahlazeki Sukuma dadewethu😭
@helennyembe2369
@helennyembe2369 12 күн бұрын
Yes uSAMKE akathathe uBoy uThixo uzomsiza
@thokozilezindela4536
@thokozilezindela4536 13 күн бұрын
Ukhuliswe kahle dadewethu ❤ presenting good women
@GlenMayimele
@GlenMayimele 14 күн бұрын
Hi Steteleku. We should first ask uba ka Boy if he has paid inhlawulo to show if he is a responsible father. If the answer is no. He must bring the child back to its mother. What's sad is that he is not living with the child either. What he is after is the child's grant to satisfy his own needs.
@stetelegu1591
@stetelegu1591 14 күн бұрын
I did asked him about that,I answer kwawu No
@sarahmthombeni9145
@sarahmthombeni9145 14 күн бұрын
He must pay and bring back boy to his mother
@ThembalethuXulu
@ThembalethuXulu 13 күн бұрын
Yes must bring back the baby
@MathandiNtomfuthi
@MathandiNtomfuthi 12 күн бұрын
I'm willing to help this woman plz cc stetelegu can I get her contacts ​@stetelegu1591
@ThulieMayeza
@ThulieMayeza 12 күн бұрын
33:47 What kind of a man is dat baba ka boy he is interested in a Grant 4 a child he is embracing himself showing that he is a failure .A man is a head of the family there fore he has to provide not to take the grant of the child
@MrAbieSAMusic-zc7vk
@MrAbieSAMusic-zc7vk 6 күн бұрын
💯presentation Muhle umsebenzi wakho sisi, Kumaka boy ngithi unkulunkulu abenaye🙏❤
@IsabelNdlovu-cw8zu
@IsabelNdlovu-cw8zu 14 күн бұрын
Ngathi alifuni ngibe ngu number 1 kule Episode nithe izovela kusasa manje sengiyibona mna ngiyabingelela kumagatsheni ❤❤❤❤
@stetelegu1591
@stetelegu1591 14 күн бұрын
Ngi post izolo ngathi izovela tomorrow okuyinamhlanje
@sindisiwenxumalo6388
@sindisiwenxumalo6388 9 күн бұрын
Nkosi yami ngaze ngaba buhlungu ngomaka boy❤❤❤❤❤
@tenelenondumiso
@tenelenondumiso 14 күн бұрын
Abantu abagugi bafethu,,,,usisi una 7 kids 😳😳😳nam ngiyamphikela mesenithi baw' 10🙅she looks very young ❤❤❤
@zandilesangweni5426
@zandilesangweni5426 14 күн бұрын
Akabonakali ngempela ucc ukuthi uzele kangaka,, she's fresh
@boomgate4444
@boomgate4444 14 күн бұрын
@thulemajola7918
@thulemajola7918 14 күн бұрын
And akabonakali yazi..
@nelisibisi
@nelisibisi 14 күн бұрын
Unamanga lo girl.. Mina ngiyambona.. zazishonephi izinto zakhe ekuqaleni.. mashonisa girl this one...
@nonhlanhlajane3446
@nonhlanhlajane3446 14 күн бұрын
Ngisathuswe yilo no 7😮
@KhethiweNincy
@KhethiweNincy 13 күн бұрын
Waze wanomoya othobekile cc Samkeh ❤ujehova akuphe amandla
@JaneDoe76664
@JaneDoe76664 14 күн бұрын
Teteleka Nathi. Stetelegu esihle sethu❤ Ngiyakuthanda kakhulu ❤
@MichaelJamjam-oz8nd
@MichaelJamjam-oz8nd 14 күн бұрын
Maka boy thathi ngane yakho yohlupheka nayo zokuneda mdali hloniphekile cc yozisola Tata kaboy and semuhle maka boy msihye thathe ngane yakho God bles you cc i waching this from capetown khayelitsha you
@NomfundoShezi-v8x
@NomfundoShezi-v8x 11 күн бұрын
Yebo ngoba usezbona eyinto enkulu ubaba kaboy
@AndiswaNdebele-y4k
@AndiswaNdebele-y4k 14 күн бұрын
Uyindoda ebhedayo bhutwam elwela grant uyisahluleki sendoda shame Maka boy Landa ingane yakho cc uphume kwisahluleki sendoda best umfaka I support yengana awuhlangene nezkweleti zakhe ubuth uyambekezelela wakubuka ubuluma😊
@tenelenondumiso
@tenelenondumiso 14 күн бұрын
Usisi makeze photocopy ye certificate anikeze lobaba le copy
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni 14 күн бұрын
But let's be honest. If efuna ukuyibhalisela ama benefits if eshona kuzokwenziwa njani?
@LetatoThando
@LetatoThando 14 күн бұрын
Uqinisil akaland ingane yakh bese eyamubiphis isondlo sengane kwaphela nje
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni 14 күн бұрын
@@LetatoThando true
@GuguNzama-yi3mh
@GuguNzama-yi3mh 14 күн бұрын
Security eliyisihluleki
@zandiledube9235
@zandiledube9235 12 күн бұрын
Maka boy imbokode unothando olisimangaliso ushoda ngomkhonyana nje kodwa unkulunkulu uyombusisa amuphe konke okushodayo kuye empilweni ❤❤❤❤
@nontokozomsiya2224
@nontokozomsiya2224 14 күн бұрын
Maka Boy landa ingane yakho ngeke ngande kakhulu ukuthi ngiyayibona ingozi uma uke wabanika isitifiketi ngiyayazi lenhlobo ihlale yazi ukuthi isile thina sizibhanxa. Ngeke uphinde uyithole leyongane meke wabanika 😭😭 mawuxakekile uba isisulu sezihlakaniphi
@fisanizondi951
@fisanizondi951 14 күн бұрын
Ndwebile amampobdo tjo
@NhlakaKhuMalo-d5r
@NhlakaKhuMalo-d5r 11 күн бұрын
Kunjalo cc ngisalwa namanje impi engenasicoco mina Kwa social worker lathi yimi imbangela yokuthi ubabawengane Abe hlaza lingakaze lingibone cabanga.Ngiyamzwela umtanabantu futhi waba yintandane ke bagidagida KUWE.
@NonkululekoLungelo-vi8uk
@NonkululekoLungelo-vi8uk 14 күн бұрын
I really respect this women ay baba ka boy umdala nge AGE but mentally ungu ENZOH STRAIGHT uma ubuyindoda ngempela ubuyokwazi kuthi iyalobolwa ingane awuphiwa mahhala sies awunamahloni
@silondilemaphumulo1842
@silondilemaphumulo1842 14 күн бұрын
Maka boy ngocela ungiboleka oyedwa umtwana cc ngikukhulisele mtaka mah,ayingoba uhluleka ukubakhulisa cc,please
@NontokozoJali-cs6ez
@NontokozoJali-cs6ez 14 күн бұрын
Woow cc ngiyambongela makuwukuthi ucc uzovuma❤❤
@LindiweNrombela
@LindiweNrombela 14 күн бұрын
Cela inamba yakhe ku Stetelegu I'm sure angakujabulela ukusizwa ngo mntwana kanjalo cc ngiyambongela I hope uzovuma naye
@stetelegu1591
@stetelegu1591 14 күн бұрын
​@@silondilemaphumulo1842😂😂😂seniyangisukel ke manje sithinte kule number 0789388661 sikuxhumanise
@lindeliwemabasa1997
@lindeliwemabasa1997 14 күн бұрын
Mmmm sthandwa sam engathi engavuma Ngaze ngabuzwa ubuhlungu ngalo cc Nkosi yam Yaz ngifisa ngisho athole itoho or abhalisele lo ogulayo impesheni noma temporary kodwa ezokwaz ukumsiza kodwa UNkulunkulu akawadli amandla omuntu I wish u da best cc and UNkulunkulu akubusise
@bongythwala9840
@bongythwala9840 14 күн бұрын
​@@lindeliwemabasa1997amahle amazwi akho dadwethu
@NokulungaMakhoba-k9w
@NokulungaMakhoba-k9w 17 сағат бұрын
Syabonga cc stetelegu iqiniso lakho ngyamthanda umaka boy ❤❤❤❤❤❤
@CristinaGuilherme-po6fs
@CristinaGuilherme-po6fs 13 күн бұрын
Angasemhle umakaboy, and uyahlonipha, i watch from Mozambique🇲🇿
@phumzileevidence4993
@phumzileevidence4993 8 сағат бұрын
Wazewathobeka makaBoy ,ngyazwelana nawe cc❤❤❤
@YoliswaSilwane
@YoliswaSilwane 14 күн бұрын
Ngaze ngayithanda indlela oymbàmbathe ngayo eye ngane eziwu 10 Stetelegu umhloniphile ucc ukhombise ubuntu❤❤❤❤❤
@stetelegu1591
@stetelegu1591 14 күн бұрын
Nganeyakwethu 🙏
@hlobisileselo
@hlobisileselo 8 күн бұрын
​@@stetelegu1591sisi bandla ngingaxhumana kanjan nomakaBoy
@hlobisileselo
@hlobisileselo 8 күн бұрын
​@@stetelegu1591sisi bandla ngingaxhumana kanjan nomakaBoy
@GuguNgcobo-ui8uh
@GuguNgcobo-ui8uh 12 күн бұрын
Siyabonga Steteh, LA ufike khona kuyabonakala cc wam omuhle❤
@ZinhleLuthuli-o3z
@ZinhleLuthuli-o3z 14 күн бұрын
❤❤❤ ngaze ngakuthanda Maka boy
@NombuleloMchunu-sf8fp
@NombuleloMchunu-sf8fp 14 күн бұрын
Cc landa ingane akuve kubuhlungu ukuphila ngaphandle kwama uyothi Ngelinye ilanga wayilahla
@fisanizondi951
@fisanizondi951 14 күн бұрын
Muhle n uzothile kodwa naye ubaba umoya wkhe uryte
@GrandCentralPlace
@GrandCentralPlace 14 күн бұрын
Sis sikufisela inhlanhla indoda engabonwa Ime nawe ,ikufukamele nezingane zakho ngaphansi kwelayo iphiko, ngoba ubonakala engathi ukukhuluma okuthandi uphoqwa isimo,siyabonga
@thandekasomtseu3589
@thandekasomtseu3589 12 күн бұрын
Uyahlonipha cc Thixo zokudlulisa kuyo yonke lenkinga obhekene nayo ❤❤ungumama oqotho
@EuniceMtsweni
@EuniceMtsweni 14 күн бұрын
My sister you are beautiful and humble. Thatha izingane zakho mtase uzihlalele nazo. Akukho Ndlovu eyasindwa ngumbobo wayo. Uzokuthwala UNKULUNKULU nalezingane. GOD gave you this children with purpose.
@zesuliwehlatshwayo
@zesuliwehlatshwayo 14 күн бұрын
Sbonge stetelegu.....Waze wavuthwa umakoti egqodweni nyamthanda futhi sengathi angathola umsebenzi aphumelele empilwen
@chosenjay5004
@chosenjay5004 14 күн бұрын
@@zesuliwehlatshwayo mara sengathi angavala angasaphinde azale
@palesamhlambi8478
@palesamhlambi8478 14 күн бұрын
​@@chosenjay5004especially now that she can't stay with her child
@terrencengubo4598
@terrencengubo4598 14 күн бұрын
Waze wanomoya omuhle cc yaz umfaz oqotho wena ngath ungathola mina ngiñakekele mfweth uphile mpilo enothula ngifisela nhlanhla cc uphumelele kukh konk❤
@NokuthulaSibanda-xj8fj
@NokuthulaSibanda-xj8fj 14 күн бұрын
Singenile intombi yakoNdlovu ethandwa yimina Waze waba loMoya ophansi mamakaBoy❤
@LindiweNrombela
@LindiweNrombela 14 күн бұрын
Maka Boy shiya umhlola uyazibambezela ukuti unabantwan akusho lutho,ubuphila engakusizi enezikweletu and mubi ngiba akabongi,kunaloko ukubona ukushima ey sis indlela omuhle ngayo neaizotha sakhi umdali ukubekele injabulo yakho nibambo lwakho bt shiya umhlukumezi lo okukhuluma kabi vele kuba nje umuntu uma umthand umbekezekela uba nesiduna kuye
@thandothuthani4676
@thandothuthani4676 14 күн бұрын
lo sc uzwakala engumuntu ophilayo mmmm asazi namadoda angamaxoki
@sebenzilepretty9347
@sebenzilepretty9347 13 күн бұрын
Ngaze ngamthanda losisi bakithi muhle ❤❤.
@nhlanhlazwezwe7758
@nhlanhlazwezwe7758 14 күн бұрын
Asambe mbukeli 🎉❤
@wpp1586
@wpp1586 6 күн бұрын
Ladies and gents, but especially us ladies, leta be careful of who we lay down with and hbe children with, sometimes the neighbor is not hating but are warning you. Umama seem hurt, lobaba unokusa. Protect your WOMB ladies!!!!!!!
@MivoThando
@MivoThando 14 күн бұрын
Respectful woman this one ❤
@zandilesangweni5426
@zandilesangweni5426 14 күн бұрын
She is
@BernardMlungisi
@BernardMlungisi 14 күн бұрын
Indeed
@mbhekeniemmanuelmakhathini3512
@mbhekeniemmanuelmakhathini3512 14 күн бұрын
Mina ngiyamdabukela usisi, indoda iyisahluleki.
@CynthiaMthimunye
@CynthiaMthimunye 14 күн бұрын
Yes😢
@NokwandaQwane
@NokwandaQwane 14 күн бұрын
Uzele kakhulu bantu ziningi lezi ngane Stetelegu ngathi zisencane kubuhlungu bantu.
@ThandekaMgube
@ThandekaMgube 13 күн бұрын
Oseduze kwababa kwaboy akamtshelukuthy wiphoxile legender yabo
@nosipopattencembongisa1299
@nosipopattencembongisa1299 14 күн бұрын
Ahh maGatsheni omhlee❤❤ Eyi Samkeee wayenza Buhlungu ntliziyo yam ube unga pangeli but uThixo Maka kuncede ukwazi ukhulusa abantwana Bakho ❤ Sona iCertificate Ako lula usikhulula kuba awuyazi njongo zabo zithini
@shoplifter9
@shoplifter9 10 күн бұрын
Wow girl you are strong and you do have a lot of respect.May your path stay shining.
@bhekisisainnocent1477
@bhekisisainnocent1477 14 күн бұрын
I like ur episodes stetelegu we proud of you ❤
@SekiweZimba
@SekiweZimba 13 күн бұрын
Cc ungumfazi wangempela wena 🤞bayophuza ukukbona
@LindiweNene-t7d
@LindiweNene-t7d 14 күн бұрын
Wewewe ubabakaBoy umbona nje ukuthi iQili
@MandlaBiyela-y2g
@MandlaBiyela-y2g 13 күн бұрын
Stetelegu luhle kakhulu uhlelo lwakho ❤100percent ,u cc unesizotha esilhulu futhi muhle,bengifisa sim donethele kwi account yakhe,and okunye cc u Stetelegu ngicela nimtholele umsebenzi,uNkulunkulu uveza okunye kanti uhlose ukuveza okunye okuhle,ngalokho makwenzekile u Jehova,uyosibusisa,siyabonga Stetelegu entabeni zegudu.
@luluntlangulela8407
@luluntlangulela8407 14 күн бұрын
Yingonyuluka lena ngaphansi kwe Stetelegu Media 🎉🎉 haai suka madoda ❤
@vusienjomane6814
@vusienjomane6814 12 күн бұрын
I always make sure ukuth ngibanalo I data lokulandela wonke ama episode wakho stetelengu Sethu❤❤❤❤🎉
@businzama6939
@businzama6939 14 күн бұрын
Waze wanesizotha umaka boy bakathi udlala lesduphunga sendoda efebayo
@ZaneleMkhwanazi-v7t
@ZaneleMkhwanazi-v7t 14 күн бұрын
Aw baba ka boy kodwa yenzelani lento ku cc muhle kangaka nesizotha hloniphekile.dadewethu zomthola zikwesula.nyembezi Sthandwa sam Nkulk zoba nawe❤❤❤❤❤
@djstivdjstiv2083
@djstivdjstiv2083 14 күн бұрын
Siyabonga MaGatsheni ngohlelo lwakho. Maka Boy Nkulunkulu akakusize thole umsebenzi phume kumuntu ukwazi ukuzimelaa
@YayaMantongomane
@YayaMantongomane 13 күн бұрын
ey ndaze ndaphoxeka mkhaya besiphi kodw isidingo salento uyenzayo uyohlukumeza ucc wabantu evele naye esahlanganisa empilweni yakhe cc unkulunkulu ngathi angakukhumbula ugcine uberyt empilweni uzothile kakhulu ungowesifazane ongalimisa ndisho ikhaya ❤❤❤
@AmileXolo
@AmileXolo 10 күн бұрын
Fane waphoxeka yabaz nje obhutu bethu banje
@ntombizethumiya5866
@ntombizethumiya5866 14 күн бұрын
Mina sthandwa sami angi that hi I side kodwa umthetho uthi I grant yengani sihlala nomuntu obheke umntwana okunye sikubeke eceleni, sibonge cc stetelegu ❤
@bongythwala9840
@bongythwala9840 14 күн бұрын
True no matter what akhadi lengane lihlala nengane
@nomfundomaxegwana6517
@nomfundomaxegwana6517 14 күн бұрын
Ndiyavuma imali ye grant iba lapho umntwana akhoyo, but lomntwana uhleli ngetyala kulo Baba ka boy ongazange ahlawule and akafanele ukuze amnike certificate bcz asazi nokuba ufuna ukusenzani certificate. Fanele ukuba ufuna imali yegrant not certificate. Maka boy makathathe langane ihlale naye.
@ConfusedBeachChairs-vg2rr
@ConfusedBeachChairs-vg2rr 14 күн бұрын
Yhoo bhuuti ungathi ungamhlawulanga umntana ulwele imali yeqolo​@@bongythwala9840
@fisanizondi951
@fisanizondi951 14 күн бұрын
🤞💯
@zakithimpanza7460
@zakithimpanza7460 14 күн бұрын
Ingane ayiyi nase skoleni singekho crfct
@makhosonkhenkambule
@makhosonkhenkambule 13 күн бұрын
What a mature argument 👌🏾,,,,it shows that these are coming from both structured families,no matter their differences..
@FreedomCelimpilo-kg4cd
@FreedomCelimpilo-kg4cd 14 күн бұрын
Ew 🤔 losisi Njoba ngathi unengane yodwa 🎉❤❤cha uziphethe kahle kukhona baguga bengazele 🎉🎉🎉
@shirleysamela2902
@shirleysamela2902 10 күн бұрын
Hayi bo, what do you mean because she’s got 10
@phakemengubane6144
@phakemengubane6144 8 күн бұрын
Lo cc she is a humble person ubab'ka boy akabone kth wenza njan nge ngane yakh
@eunicemaretela4961
@eunicemaretela4961 14 күн бұрын
My sister ❤ I love your approach it's professional keep it up
@OupaSkhosana-qy2uu
@OupaSkhosana-qy2uu 11 күн бұрын
Sisi steteleku siyabonga cc umsebenzi wakho omuhle❤❤big up
@FanelesibongeZondi
@FanelesibongeZondi 2 күн бұрын
Vq
@OlgaPhiri-p9j
@OlgaPhiri-p9j 14 күн бұрын
My best steteleku ❤❤❤
@MlungisiDube-d9z
@MlungisiDube-d9z 4 күн бұрын
Siyakuzwa baba ka boy wena suwa hlawula yini ngoba zokhulumela iqolo nje ngithi ngane wayenza wazi kuthi zoyi philisa ngani yenza kube mfo hlawula ingane bese uyithenga ngokosiko lama zulu kuze zihlala kuwe ngoba thina madoda sizizwa sehlelwa yisithunzi kuthi indoda zokhulumela iqolo hhayi kahle nsizwa
@ntombikayisenyathi4346
@ntombikayisenyathi4346 14 күн бұрын
MakaBoy yehlisa nawe ingane ziwu 10 nowadays cha cc ngeke
@SphiweNgwenya-v5q
@SphiweNgwenya-v5q 7 күн бұрын
Siyabonga Steteleku uyakwazi ukuxazulula, awuthathi hlangothi🙏
@TholuthandoCareCentre-y6m
@TholuthandoCareCentre-y6m 14 күн бұрын
Ngithanda inhlonipho kule couple ngathi bangalungisa indaba yabo kube Kuhle. Salute to Stetelegu the mediator made in heaven
@helennyembe2369
@helennyembe2369 12 күн бұрын
Noooo respect is 1 sided . Lendoda is SELFISH , HE THOUGHT D GRANT IS THE EASIEST WAY OUT OF HIS FINANCIAL PROBLEMS. ISEHLULEKI SENDODA. SAMKE PLEASE THATHA UMTANAKHO ( BOY )
@NontobekoMkhize-l7v
@NontobekoMkhize-l7v 11 күн бұрын
Nashoke ukt lobaba othembeke kangaka uzolanda imali yeqolo anyway cyabonga cc stetelegu ❤
@thandekazuma9957
@thandekazuma9957 14 күн бұрын
Cc yeka ukuzala infact nje yeka ukuqoma ngoba kuyazaleka mawuqoma khawula sthandwa yoh unakekele abantwana bakho phuma nje ebafaneni umuhle cc kakhulu phila impilo yakho nabantwana bakho cthandwa ❤❤❤
@oramalatjindlovu1653
@oramalatjindlovu1653 14 күн бұрын
Ngizwe kahle uma ethi 7 wonke
@thulisilezwane6821
@thulisilezwane6821 14 күн бұрын
ngivumelana nawe isinye sikasisi sinomusa, uzala kanjani kangaka ungavuki ekuseni uyothi Good morning.
@fisanizondi951
@fisanizondi951 14 күн бұрын
Isinya sakhe silula
@CeciliaNkabinde
@CeciliaNkabinde 14 күн бұрын
😂😂😂uthini manje kwenzeka njani awume bo hau
@ZaneleMakhathini-r3f
@ZaneleMakhathini-r3f 14 күн бұрын
Ulwa ngengane lobhuti
@jabuliletshabalala4758
@jabuliletshabalala4758 14 күн бұрын
Queen yekthu ave egcoka kahle shm ngimthanda u duu ❤️❤️❤️🎉🎉
@SizakeleButhelezi-go4vd
@SizakeleButhelezi-go4vd 14 күн бұрын
Bekufanele ngabe simibuka ngisho ku 157 mojal lov
@stetelegu1591
@stetelegu1591 14 күн бұрын
Angikasitholi I slot😢
@ThulaniMbuyazi-l5g
@ThulaniMbuyazi-l5g 14 күн бұрын
​@@stetelegu1591sengathi ungaphumelela🥹
@Rosy7411
@Rosy7411 13 күн бұрын
I love uStetelegu uyakwazi ukukhuluma nabantu qubekha stetelegu💖💖💖👌
@palesamalefane5766
@palesamalefane5766 11 күн бұрын
the father of my son wants my son to join him for xmas, in the mean time, he does not even buy him milk or sent R50 . he would always call my son just so the child can not forget him or just to disturb because i do not ask anything, i prefered to struggle so my children can survive, this guy would disturb my son and does not even care whether the child eats or not. these men want us to get back to them so they can maltreat us the way they did, by using our children as gate way, and this is affecting our chldren in a very bad way. i seriously hate them.
@MathandiNtomfuthi
@MathandiNtomfuthi 12 күн бұрын
Sacela sisi stetelegu nigixhumanise nomakaBoy 😭ngyafisa ukuphosa okuncane pls 🙏 cc Stetelegu
@BuyisiweGama
@BuyisiweGama 14 күн бұрын
If indonda ingakunakekeli kakhulu ukukunika imali ifuna imali yegrant yengane iphinde yande ngonlomo please please mantombazane balekani akuyona indonda leyo and lobhuthi ufuna I love back nje kuphela aze asuse inxushunxushu nje😮
@Petros-b3k
@Petros-b3k 13 күн бұрын
Baba kaBoy lungisani uthando lenu ukuze impilo iqhubeke iscelo sami
@EuniceMtsweni
@EuniceMtsweni 14 күн бұрын
Noma ungaba na 20 yezingane akufuni yena, Phuma kulomuntu ongu Baba kaBoy. Ungenaphi ezinganeni. Umfazi ohlonipheke kangaka. Ngempela unenkinga lobaba ,phuma kulomuntu Mtase Umuhle kakhulu for Ubaba Boy
UFUNA IDIVORCE OSEPHILE NOKUHLUKUMEZEKA IMINYAKA
1:50:58
Stetelegu Media
Рет қаралды 66 М.
Happy birthday to you by Secret Vlog
00:12
Secret Vlog
Рет қаралды 6 МЛН
FOREVER BUNNY
00:14
Natan por Aí
Рет қаралды 21 МЛН
小路飞还不知道他把路飞给擦没有了 #路飞#海贼王
00:32
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 85 МЛН
風船をキャッチしろ!🎈 Balloon catch Challenges
00:57
はじめしゃちょー(hajime)
Рет қаралды 88 МЛН
UXOSHE UMFOWABO NGOBA EFUNA UKUDLA IFA NENTOMBI.
1:03:08
Stetelegu Media
Рет қаралды 308 М.
WHY MINA?? S2||EP 1// AYIPHELI EYEZELAMANI ESEYAHLULA ABAFUNDISI
2:03:44
UHLANGA MEDIA
Рет қаралды 142 М.
አታምርም ተብሎ  ብዙ ተገፍቻለሁ
1:03:47
Fitsum Fiseha /ንቁ ህይወት
Рет қаралды 124 М.
UYANGIJOLELA-I LOVE THEM BOTH,BUT THEY DON'T TASTE THE SAME😂
41:10
UTHOLAKELE UMKHONDO WEZIHLOBO ZENGANE EYASHIYWA UNINA KUMNGANI WAKHE.
36:22
Happy birthday to you by Secret Vlog
00:12
Secret Vlog
Рет қаралды 6 МЛН