Luke Ntombela Ukhozi Fm FULL Interview LIVE| IMALI | UCANSI | UMCULO | NODUMO ( WATCH FULL VIDEO )

  Рет қаралды 69,997

Cheffdesoul TV

Cheffdesoul TV

19 күн бұрын

Пікірлер: 336
@sithembilemamba9190
@sithembilemamba9190 15 күн бұрын
Ufuna imali locc .Manje Ucela kabi Tira Phambili Love u ❤My Brother Thank you
@lindochris3719
@lindochris3719 16 күн бұрын
asazi noma unamanga noma uqinisile
@IvySibanyoni-jr2sg
@IvySibanyoni-jr2sg 14 күн бұрын
You said it all 👏
@sbusisomsane878
@sbusisomsane878 16 күн бұрын
We sisi uthi wena uyakholwa? angithi e Durban sinabo abo Sgwili, Baboo Ngcobo, Ayanda Ntanzi they al have studios, uya kanjan la kudakwa khona wena waz kahle imiphumela yakhona, ay ay ay sis asisho ukuthi Tira is innocent but we have brothers abahlez emajele kumanje bengenzanga lutho, wena isho nje bufuna ukukhokhelwa n used that as a way to get to Tira finish
@sbombonambi3493
@sbombonambi3493 14 күн бұрын
Good question
@IvySibanyoni-jr2sg
@IvySibanyoni-jr2sg 14 күн бұрын
​@@sbombonambi3493She's very beautiful and that thing still hurts her thanks for coming out baby girl cause to stop this shenanigans
@thokozanimiya8304
@thokozanimiya8304 14 күн бұрын
🤞🏽
@bongumusa4608
@bongumusa4608 14 күн бұрын
Kmele sibuye sikhumbule ukuthi bengasebenzisa the same to frame u Tira.
@sipholeonard6761
@sipholeonard6761 13 күн бұрын
Yimbudzane yendzaba lena vele lana ku industry kuyadliwana she was supposed to asked same day in the morning or atjele spme1
@sibusisondlovu7706
@sibusisondlovu7706 16 күн бұрын
Why did not see a RED FLAG when you were the only the only one at his STUDIO.? Why did you NOT go to the POLICE after leaving his HOUSE.
@mbongenidlamba7839
@mbongenidlamba7839 16 күн бұрын
Why ekhumbula ukuthi Tira wayengagqokanga but akakhumbuli yena ukuthi wayegqokile does not add up 😳
@nyanisonzama2999
@nyanisonzama2999 14 күн бұрын
Uyasho nje ukuthi wayeDrugiwe akakhumbuli kahle okunye
@kissoflifemantee3713
@kissoflifemantee3713 13 күн бұрын
​@@nyanisonzama2999so akakhumbuli ekhumbula ukuthi uTira waye nqunu mara akazi nix ngaye...how convenient 🙄
@NcamisileTembe-ry2ur
@NcamisileTembe-ry2ur 13 күн бұрын
Wena ulala nawe noma unobona ukuthi uyaphumelela iyayazi ihlobo yakho wena wezwa yini ukuthi ulaliwe musha ukwehlisa Utica isithuzi wena
@gasisa78
@gasisa78 12 күн бұрын
I feel like I am listening to another Puff Daddy rape story this is not shocking at all but expected nowadays.
@LungileAngel-fm7sy
@LungileAngel-fm7sy 16 күн бұрын
Nakhona from 2014 wathula sisi wasukhuluma ngo 2024? Hayi i story sakho angisizwa kahle
@quintonthabo1143
@quintonthabo1143 15 күн бұрын
Hay uphambene looo uzwile ksasa ikhona into eyenzekileyo kuye y she didn’t go to the doctor from 2014 Till now uyabheda
@Snongo
@Snongo 15 күн бұрын
Uthengiwe lona uzosihlanyela nje futhi .shuthi le drug ibisekhona egazin yonke lemnyaka mayiphela manje?
@sbombonambi3493
@sbombonambi3493 15 күн бұрын
Kade thuleleni yonke leminyaka
@VuyisileMvula
@VuyisileMvula 15 күн бұрын
Usisi ukhumbula njani ukuthi uTira wayengagqokile ngenhla haibo kodwa yena akazikhumbuli ukuthi wayegqokile noma cha....hai sisi wena nje unenkinga noTira qha
@user-ou5yp8oe1p
@user-ou5yp8oe1p 17 күн бұрын
Hawu wakudla futhi Awusiyeke ufunani kulendima mawukholwa Wangena wazi ukth kungcoliwe kulendima Ngakho ke awusiyeke Uthole obukufuna Kungani uthulile sonke lesikhathi Musa ufuna ukuduma kabi Wena uzodestroya impilo ka Tira
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 17 күн бұрын
And kuyangithusa nami okweskhathi asesthulile losisi but i dont judge her...kodwa lo X awuxazululeki
@Norma-ot8fv
@Norma-ot8fv 16 күн бұрын
Oksalayo wadlengulwa, and rape is traumatic. You don't think straight and you are full of fear. It takes something from you. If ungakaze udlwengulwe Vala umlomo wakho. If wake was raper loyo muntu wathi bekumnandi akusibo bonke Abantu abanjalo
@IvySibanyoni-jr2sg
@IvySibanyoni-jr2sg 14 күн бұрын
M so sorry baby girl thanks for coming out as you once went through the same abuse irrespective of not remembering lots of things but still when asked him after what happened he was shivering
@leratotwala3950
@leratotwala3950 13 күн бұрын
Wait until it happens to you or your loved ones, you'll come back and delete this comment on that day
@user-lq9lk3vg8c
@user-lq9lk3vg8c 16 күн бұрын
Into emenza ukuthi eze okhozini yini? Ufuna ukuhlambalaza uTira na?
@thokozanimiya8304
@thokozanimiya8304 14 күн бұрын
Iqiniso uyamhlambalaza yaz🤞🏽
@sithembisomthethwa5236
@sithembisomthethwa5236 13 күн бұрын
Kungenzeka ukuthi Police station ayikho ngakubo.
@user-ky5ue3zo5k
@user-ky5ue3zo5k 10 күн бұрын
U wrong kodwa lo cc
@naNdimande-yd2pw
@naNdimande-yd2pw 15 күн бұрын
How come she remembers that Tira ws not wearing a top and forget if she was wearing or not
@quintonthabo1143
@quintonthabo1143 15 күн бұрын
Xoki lo luke ngathi akasonti yonke into Kaykhumbuli ne clinic it was last thing ebecabanga ngayo yoooo sisi waze wasixoxela story
@mduduzimkhiz9582
@mduduzimkhiz9582 16 күн бұрын
Baningi abantu ababoshelwa ubala ulikhulumakanjani ngento online sure ngayo
@khanyisilesli5814
@khanyisilesli5814 16 күн бұрын
Iqiniso lelo olikhulumayo uma yena kunezinto angasazikhumbuli why ke engavelange nje wayiyeka lento khona umuntu ezoqhamuka esethi kwenzakalani ngaleliyalanga ufuna incazelo manje afta 10yrs akabuzanga ngani esavuka embhedeni lapho ayikho lento yalentombazane ijabulisa izitha zikaTira nje zizojabuliswa into engekho and nalamantombazane athi maningi ayamfonela athi nayo lento eyamehlakalela nawo ayayazi why efonela yena uzowasiza ngani and wona ke lawomantombazane abethuleleni?we saze Sasha
@user-um4br4yj4f
@user-um4br4yj4f 16 күн бұрын
The girl is not lying
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 16 күн бұрын
Noma ngabe akaqambi amanga..wayethuleleni from that time..njengoba esezosho manje ngo 2024🙄...yuzwa nje waya kwakhe..wayefunani khona?🤷‍♀️uyena lona wayelandelq inali..izwa nje nqmanje ufuna ukugibeliswa i uber...iqola nje lntimbazane...izokona igama lika Tira...nxm...b3kumrlr u Tira nne aye ka Mhkba'uyalingana adle umuthi o strong..athule avale umlomo...
@amandamdambamdamba
@amandamdambamdamba 15 күн бұрын
How do you know
@SiyethembaShezi
@SiyethembaShezi 15 күн бұрын
​@@amandamdambamdamba I wanted to ask the very same question. Judging so early is dangerous sometimes. Let's allow courts doing the job
@user-ff4zp9rl1q
@user-ff4zp9rl1q 15 күн бұрын
Even court won't do nothing because naye uLuke ndini lona uthi akakhumbuli .... Inkantolo isebenza ngobufakazi ugal lona bezifunela imali uyasho nje uTira akamnikanga mali babevumelene ngayo
@OreliaPillay-nz7ki
@OreliaPillay-nz7ki 14 күн бұрын
How do you know, coz kokqala nje lo sisi wayengaphuzile kodwa akakhumbuli lutho nje yena yenzeka. Unganga muzwa kanjan umuntu ekuthinta ungadakiwe aicha lento ayihlangani😅
@nontutuzelodumile6490
@nontutuzelodumile6490 17 күн бұрын
Naninxilile nazumana mani
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 17 күн бұрын
Iyadida yona
@mmeme5861
@mmeme5861 16 күн бұрын
Nje...😂
@nomalungelongcete5875
@nomalungelongcete5875 16 күн бұрын
Heeee 😂😂😂😅😅😅😅 Uxolweni andiyihleki
@OreliaPillay-nz7ki
@OreliaPillay-nz7ki 14 күн бұрын
Dlala ngo Tira lo
@DolphPhahlane
@DolphPhahlane 13 күн бұрын
😂😂😂😂😂Batyana!!
@user-bq8hc9lz7z
@user-bq8hc9lz7z 15 күн бұрын
No sisi but wy bowuthuleleni ufuna ukumosha umshado ka Tira uthengiwe unkulunkulu uzo jaja
@DanisileDludlu
@DanisileDludlu 16 күн бұрын
Yeka ukuphambana cc yini uncolisa igama Tira yeka manga fakani lomuntu esibhedlela sabantu abagula ngoko mqondo
@BekamazotshaKwentsha
@BekamazotshaKwentsha 16 күн бұрын
Hhayi kodw savelelwa thina singamadoda udadewethu wayethulelini isikhathi esingake Hhayi badla kunzima ukuba yindoda
@OreliaPillay-nz7ki
@OreliaPillay-nz7ki 14 күн бұрын
Exactly kuyadlala ngabantu beslisa sometimes
@VuyisileMvula
@VuyisileMvula 15 күн бұрын
Angisho ukuthi ngithini kodwa lo gal khona omsebenzisayo kuze badestroy(e)icareer yaTira mxm
@qinisomajola3492
@qinisomajola3492 13 күн бұрын
Ngivumelana nawe, kuqale kwagqekezwa @Afro now this
@MzamoZwane-vo5kl
@MzamoZwane-vo5kl 13 күн бұрын
Wena wazingenela endlini ungakaphuzi lutho wangena ngothando nje wena cc uhlohlwa abantu abathile nje dlala ngo Malume
@SiyethembaShezi
@SiyethembaShezi 15 күн бұрын
Wekholwa ndini, kwakmele uvuke uye emaphoyiseni kanye nakudokotela uyochazela bona ngokungakhumbuli kwakho loko. At least kwakusenobufakazi by then. Akulula neze ukukholwa lensambatheka yakho. Yekela labo (who have experienced the same thing) bazikhulumele bona. Nisile nina 😮😮😮😮😮😮
@MashiyaNgcobo-lb2rq
@MashiyaNgcobo-lb2rq 12 күн бұрын
Usisi kwakumele yena avule i Case uma kunento eyenziwa uTirra kuye angayithandanga ngoba phela yena usola ukuthi walala naye kodwa futhi uthi azikho izimpawu emzimbeni wakhe ezazikhomba ukuthi ulalile naye manje lento iyadida kakhulu. Noma uTirra uyangcoliswa noma iqiniso angiqondi kulento eshiwo u Luke inkinga ubufakazi abukho ngoba yena uqobo akanaso isqiniseko salokho akushoyo. Tirra my man kungakuhle sizwe i side lakho. Ngiyabonga 🙏
@MthembeniMkhize-os3fe
@MthembeniMkhize-os3fe 15 күн бұрын
Yasalelani yona kwamanye amantombazane esehamba.
@simanyemtyali960
@simanyemtyali960 16 күн бұрын
Hay kuyasolisa wee cc
@msawakhemgobhozi1825
@msawakhemgobhozi1825 15 күн бұрын
Kubukeka nani jabulile lapho loko ngikususela emazwini akho but angazi noma usuyazisola yini kodwa akukho owaphoqwa ngako ukuthi ukwenze
@TalentMsomi
@TalentMsomi 11 күн бұрын
Yey wena awusiyeke ngamanga yonke lemnyaka ubungayisho ngani lento udlala ngathi awusiyeke niyathanda ukumoshela abany Abantu aii Unamanga wena aii suka
@SyahSipho
@SyahSipho 13 күн бұрын
Wawukhona shame cc wabantu wawusalelani wawuvele umfuna,ungibhora sewufaka uNkulunkulu ekukhohlakaleni kwakho
@dumisanimido5547
@dumisanimido5547 16 күн бұрын
Kodwa Luke xa kungakhumbuli wena kuyokhumbula bani hayi ngeke uthi wawungaphuzile mos kwaze kwanzima kuMadoda expose umjita ngeke awazi niks wena
@user-sp6do6wr8h
@user-sp6do6wr8h 16 күн бұрын
Kahle kahle kunabantu abazoqeda nya ngamadoda unkulunkulu ungenaphi la
@SkhaNdlovu-dw1pb
@SkhaNdlovu-dw1pb 13 күн бұрын
Usuka estudio wawuyaphi endlini kaTira unga request uye kwakho.Awukho sure ngento eziningi kodwa usure ukuthi uTira wayengagqokanga phezulu 😮😮😮
@Ididnottopenthisaccount
@Ididnottopenthisaccount 16 күн бұрын
Ingabe yini i purpose yalama video ama confessions okukhohlakala,angeke asize muntu ngalutho?
@simcelilethikazi6157
@simcelilethikazi6157 16 күн бұрын
Whatever the case is,producers plz dont take advantage of the unfortunate to manipulate them😢
@nomalungelongcete5875
@nomalungelongcete5875 16 күн бұрын
Please 😢😢😢😢😢
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 16 күн бұрын
Best way to put it right
@khulekaningubane2427
@khulekaningubane2427 11 күн бұрын
2014 uze uzoyikhuluma ngo 2024 hhayi bo 😮😮😮inhloso yakho yini we cc ????
@MashiyaNgcobo-lb2rq
@MashiyaNgcobo-lb2rq 12 күн бұрын
Uyabonake uLuke kunempi ayilwayo no Tirra thina esingayazi kukhona nama revenge la 🥺
@user-zv1oo2ib1f
@user-zv1oo2ib1f 13 күн бұрын
Umalume uqale walahlekelwa estudio manje sekunguwe ngathi khona okshaya amanzi la ngeke
@ClearanceTshuma
@ClearanceTshuma 10 күн бұрын
Kungena tshwala kungena sdaka minzwa iqiniso alikho ngempela ma ufuna imali khuluma man uphiwe lento since 2014 n uthi wena awukhumbuli lutho but mina ngisakhumbula into ezenzeka ngisase skolen 2005 lapho🤔 ayi sukaa
@user-kv5dg3ju9y
@user-kv5dg3ju9y 16 күн бұрын
Hhayi bo Sisi uvuke ugqokile kodwa umile kwelokuthi khona okwenzeka hhana cc hluza ingqondo yakho nje uyeke amanga
@KS-yy2cp
@KS-yy2cp 15 күн бұрын
Abantu besifazane yoh!
@nhlakzintongcobo5548
@nhlakzintongcobo5548 16 күн бұрын
WANGAKHULUMA LUTHO TEN YEARS, IMA UKHUMBULA KULEMINYAKA EW2 YAMANJE
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 16 күн бұрын
Uyabona ukuthi sekusondele neDurban July kyoba late...
@sifisodube8306
@sifisodube8306 15 күн бұрын
Wasalelani abanye behamba. Isile lentombazana, there was an agreement.
@mariasithole890
@mariasithole890 11 күн бұрын
You are lain ay ay cc tlohelang ho buwa maka kopa tjhelete hantle keng nah
@sibongileviolet887
@sibongileviolet887 16 күн бұрын
Waze wasa Luke, yini into oyikhumbulayo. Nonsense
@user-hq6lg2vh3m
@user-hq6lg2vh3m 16 күн бұрын
Akakhumbuli nokuthi wayembhethe yini noma qha kodwa ke ukhumbula Tira ukuthi wayengambethe ngaphezulu🤔🤔🤔🤔kuyamangaza kakhulu
@user-wv2ti7ye1j
@user-wv2ti7ye1j 16 күн бұрын
Akakhumbuli😂
@lindawondermathonsi6941
@lindawondermathonsi6941 15 күн бұрын
Manje uCc ulokhethi akakhumbuli so why if engakhumbuli abuze abakhumbulayo angaze ahambe ayemaphepheni eyoveza isthombe esiwrong ngomunyumuntu
@phumzilezwane9025
@phumzilezwane9025 14 күн бұрын
Akakhumbulì lutho uyanya nje
@user-gt6rd1rs8k
@user-gt6rd1rs8k 15 күн бұрын
Wenza engath wawu qala ukulala no-tira suka Mani Kant futh kuyimanje mybe sulale more than 20 times zozenza itshitshi ngotira Kahle bo
@sisterashericharmaine1602
@sisterashericharmaine1602 16 күн бұрын
Kubanzima nje ukukhohlwa umuntu wesfazane ukuthi udlwenguliwe manje.. ngoba banamanga kakhulu uma kukhulunywa ngalento..uma esekuzonda uziphindisela ngalokho😢
@hlengiwehappiness4048
@hlengiwehappiness4048 13 күн бұрын
Ei O Gorgeous 😂😂😂😂 weeeeee ei bandla asiphelele lestory.
@Ntombixulu
@Ntombixulu 13 күн бұрын
Why all of this people think that this lady is lying let Tira answer for himself and stop being negative this guys in music industry abuse this ladies
@samkelon.lzwide3709
@samkelon.lzwide3709 11 күн бұрын
Awusazikhumbuli noma wawu gcokile or wawunga gcokanga and why unga confirmanga ukuthi uTira ngenzansi waye ngcokile or wayegcokile, izinto ezi eziningi awukho sho ngazo, ay dade wethu angisho ukuthi ngthini
@bafanahectorzoya1833
@bafanahectorzoya1833 10 күн бұрын
It was an agreement of both adults so she is changing the story because Dj Tira has not completed the agreement which was discussed after the sex exchange. Music promotion financing, she knows the truth the music industry women comes in that way short cuts but other lady's work hard and promote the music via social media , she took the short ways to the music industry but she is not the only one.
@phililehlengwa2823
@phililehlengwa2823 13 күн бұрын
Wakhumbula ukuya esontwen but awusakhumbuli ukti wawunqunu noma cha. Shocked kanjan ubuzizwa ukti kukona ongahambi kahle. Ngazosenza ilima wena
@sibongilemdletshe8776
@sibongilemdletshe8776 15 күн бұрын
Ya lengane ayikgulume iqiniso uvuka kanjani endaweni engafanele ukhumbule ukuya esontweni kodwa ungakhumbuli ukuya esbhedlela or epolice station something doesnt add up think again cc untill you remember simingly there is a lot you dont remember.
@sithembisomthethwa5236
@sithembisomthethwa5236 13 күн бұрын
Mxim yayi mqomile le ngane uTira wayinenebula so yona isamfuna back but isiyamlaya.
@MandlaDubazane-in2rx
@MandlaDubazane-in2rx 15 күн бұрын
U Tira angimphikeli, kodwa ke lokhu kuyadida. Usisi kwakufanele avukele kudokotela kodwa wngaya ,Yini eyenza angayi?
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 15 күн бұрын
Uthi wavele wacabanga ukuya esontweni
@bongilucia
@bongilucia 14 күн бұрын
Uthi wesadidekile,okuthiwayo wadideka iskhashana eside kwangasaba nayingakusasa mmmh
@mdumisenipatric5171
@mdumisenipatric5171 15 күн бұрын
10 years down the line
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 15 күн бұрын
Cabanga bro...
@sithembisomthethwa5236
@sithembisomthethwa5236 13 күн бұрын
Ungahlala kanjani ungazi ukuthi utshwala babukhona noma bungekho?
@mbizindlovumbizi4834
@mbizindlovumbizi4834 16 күн бұрын
Wena nje engabe ubonga ukthoka isende intengasandele munty 😅
@JabulisiwePrettygirl
@JabulisiwePrettygirl 13 күн бұрын
Ungayenzi into ebuhlungu komunye umuntu ngoba mayibuya kuwe izobe iphindiwe,n kuzoba buhlungu,wawusaleleni abanye behamba mnxxxcm yabhora nje
@kayelihlemngadi8899
@kayelihlemngadi8899 16 күн бұрын
Uculani lontombazane nkosiyami?
@user-yp4tk9ec8k
@user-yp4tk9ec8k 15 күн бұрын
NAMI angimazi uculani mhlambe gospel nangu ethi uyakholwa isono kodwa wayefunani ko tira kwakumele aye ko Rebecca ngoba kwi house music uzohlangana nembila zithutha ziholwa emhlophe phambili🤞
@user-pn2sj6iz6y
@user-pn2sj6iz6y 16 күн бұрын
Cc uyayakhumbul ukuthi kwenzakalan kdw wangay eclinic uyayenza bo into yakh kahle kahle unamanga shon uma ufun utira akuphe imali ayikh lento yakh nxeh man wangidin
@OreliaPillay-nz7ki
@OreliaPillay-nz7ki 14 күн бұрын
Akukwazi ukuthi awukhumbuli lutho nje wena eyenzeka noma wawugqokile noma cha. Wawunga phuzile
@ndodanakhumalo7161
@ndodanakhumalo7161 15 күн бұрын
Uyaluma umalume!
@smahjobe8731
@smahjobe8731 15 күн бұрын
Wayesalelani yena yedwa abanye behamba mxm
@MandlaDubazane-in2rx
@MandlaDubazane-in2rx 15 күн бұрын
Uma ethi udadewethu akasakhumbuli lutho nje , ngyadideka .Nomzmba wakhe futhi akezwa ukuthi khona okwenzeka kuwona. Kuyasolisa impela. Angisholutho. Kodwa usisi uyazi ukuthi uqondeni. Someone behinde this.
@jessicabradley6657
@jessicabradley6657 16 күн бұрын
Ngidinwa yilento yaka ANGIKHUMBULI after all these years uneskhathi sokukhumbula yonke into before opening your mouth mara uzothi angikhumbuli. Pho ufuna sithini ke thina. Mnxxm. Yiu were supposed to feel pain or discomfort ekukwini mani wena if wadliwa i angikhumbuli yona ayiii chaaa. Amanga lawa ufuna imali kaTira tseki wavumelana no Tira wena sfebe.
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 16 күн бұрын
Ulaka olungaka...lol kona she self contradicted herself
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 16 күн бұрын
Ngicikwa nje uma eswthi ungumuntu okholwayo...kusgo u Evil omkhulu..nxm baqinisile ukuthi u evil mningi esontweni...yabona nje lentimbaAne iyangicika shame
@bongilucia
@bongilucia 14 күн бұрын
Ay naleyingane azibaxwayi labo dj besilisa,muntu weslisa uyaxwaywa nje fuseg nalemdanso yazo
@phumlasimandla4641
@phumlasimandla4641 16 күн бұрын
Funa ukunyelisa Tira lo
@user-tx9oy7rd7p
@user-tx9oy7rd7p 16 күн бұрын
Bayavumelana uma kufunwa ama favours bese eyathula isikhathi eside ukhumbula isonto kuphela nje kukhona okushaya amanzi
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 16 күн бұрын
Iyadida into ka my sister tjoh
@phumlasimandla4641
@phumlasimandla4641 16 күн бұрын
Ebethuleleni ixesha elide angatsho
@balungiledlamini771
@balungiledlamini771 15 күн бұрын
Ukuthi konke akuhlangani
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 15 күн бұрын
Nhlobo...noma ezama ay kunhlanga zimuka nomoyap
@zinhlemngomezulu9054
@zinhlemngomezulu9054 14 күн бұрын
Umuntu okholwayo,weee bhatata
@lindojobe2949
@lindojobe2949 13 күн бұрын
Wena uyagula wakhala kwezwa bani ungazosukela umalume
@PreciousMkhwanazi-gg9pf
@PreciousMkhwanazi-gg9pf 13 күн бұрын
Wawuthuleleni hay munt mefyn kumosha impilo zabanye....wen cc yingob awuwinang....hay ngek ......wahlulw yin kum confronter.....namang losisi wawuzithandel kulal no Tira wen
@phyllistshabalala1358
@phyllistshabalala1358 15 күн бұрын
Hayboo cc kuyacaca uzifunela imali ubethuleleni sonke leskhathi
@philaningubane8581
@philaningubane8581 13 күн бұрын
In order to solve this problem Females must work on their own then us as Male help one another only surely all this nonsense can stop
@tebogodafoma882
@tebogodafoma882 13 күн бұрын
I tried to listen to the story, but ayii i decided to read comments 🤞🤞🤞
@mthokoshabgase457
@mthokoshabgase457 15 күн бұрын
Hhay ngeke itrap le mangiylalela
@injebomvu
@injebomvu 13 күн бұрын
Imbudane le echazwa Ilona uthengiwe
@samkelon.lzwide3709
@samkelon.lzwide3709 11 күн бұрын
And lento yenzeka 9 yrs ago wawthulelen pho ay kahle cc storie ngathi usikhandile njena ay NO
@BenadictMpokela
@BenadictMpokela 15 күн бұрын
So wawinwa lilonke?
@ericnqobilengwenya9460
@ericnqobilengwenya9460 16 күн бұрын
Why ungayanga ezibhedlela
@sbombonambi3493
@sbombonambi3493 15 күн бұрын
Khona into engahlangani lana,walala kwaze kwasa waphaphama ngaksasa,kwaze kwadlalwa ngathi
@MashiyaNgcobo-lb2rq
@MashiyaNgcobo-lb2rq 12 күн бұрын
What happened I'm confused guys I'm not understand i wish to know the truth both of them. Tira tell us the true my man
@user-hm2oh4vo5h
@user-hm2oh4vo5h 16 күн бұрын
Khiphani losisi ama=battery ukhuluma kakhulu
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 15 күн бұрын
Lol...
@nomalungelocynthia4220
@nomalungelocynthia4220 16 күн бұрын
May be kwakuyi nyoka cic
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 16 күн бұрын
Lol...
@Ntombixulu
@Ntombixulu 13 күн бұрын
Music industry is a dirty space for ladies such allegation has been happening for long time and most of this ladies keep quiet for the sake of signing recording contracts
@qinisomajola3492
@qinisomajola3492 13 күн бұрын
Kuqale kwagqekezwa @Afro now this, even if ts true ngeke sisakholwa.
@simonrams3761
@simonrams3761 11 күн бұрын
She was testing if tira will be shaken by her posts😭
@mafikamsomi
@mafikamsomi 16 күн бұрын
Sorry mfwethu it's not over
@Sharon_Hlwele
@Sharon_Hlwele 9 күн бұрын
Yaxoka wena ungcono ngini baninzi kabi osisi abehle kunawe tsotsi womgulukudu
@princejay6909
@princejay6909 14 күн бұрын
kodwa cc uze usale abanye behamba wawukade usalelani aay
@trevorthusini3451
@trevorthusini3451 14 күн бұрын
Tira naye uthukile shame 😁🤧
@siyabongamkhelele1893
@siyabongamkhelele1893 16 күн бұрын
Ayi cc mxxxm
@user-zu1sy4vg6t
@user-zu1sy4vg6t 14 күн бұрын
Whoever adviced ugirl to do this interview n open the case umfake ehlathin iweak case ka girl
@CheffdesoulNews
@CheffdesoulNews 14 күн бұрын
Namini i said so...
@thokobhengu8295
@thokobhengu8295 14 күн бұрын
Hay ningixolele mina guys. Angiyikholwa lento kaCc hay ngeke
@ThulaniMncwango
@ThulaniMncwango 14 күн бұрын
Suka akakudlwengulanga navumelana manje usufuna ukumdicilela phansi amantombazane mawudumile azokugila uyanyanyisa sisi wami
@nkosinathimkhonto
@nkosinathimkhonto 16 күн бұрын
Wesisi awuze ngapha ngizokhlola imomozi....
@busisiwemichelle5391
@busisiwemichelle5391 15 күн бұрын
Ufuna ukuphi da nawe kkkkkk kkkkkk
@KS-yy2cp
@KS-yy2cp 15 күн бұрын
Ay isfebe lesi, uyasizwa nje sikhuluma
@mpumehkamenziwa2733
@mpumehkamenziwa2733 14 күн бұрын
Ntombazane komele uthuthe la e KZN demad unamanga wena yini ungakhumbuli lutho arg wena ungazoscasula siyi zn wena ubuzifunela imali nje
@nanazwide5354
@nanazwide5354 13 күн бұрын
Ungena endlini yekati uyigundane ulindeni vele. Awuyi nase clinic khona into e wrong ngawe.
@nkululekongco2306
@nkululekongco2306 14 күн бұрын
record companies owned by males will now think twice before they register female upcoming artists.
@user-xn4hk5dt1q
@user-xn4hk5dt1q 15 күн бұрын
Hayi cc unamanga wena, ubuvinjwe yini ukuvula I case emaphoyiseni , uqale nini ukukholwa , wangaya ngani e police station , e clinic why manje after 10yrs , ayikholeki indaba yakho cc qhubeka
@Nokuthula-iv4zp
@Nokuthula-iv4zp 16 күн бұрын
U sisi uzifunela imali nje .
@user-wv2ti7ye1j
@user-wv2ti7ye1j 16 күн бұрын
Nje mhlampe uthengiwe wayethuleleni all this years
@LindaMpapa-zj9ij
@LindaMpapa-zj9ij 16 күн бұрын
I doubt bcz kunama screen shot ku fb utira exolisa ethi uzamniki mali
@user-wv2ti7ye1j
@user-wv2ti7ye1j 15 күн бұрын
@@LindaMpapa-zj9ij yooooooh
@kissoflifemantee3713
@kissoflifemantee3713 13 күн бұрын
10 years later she's still confused, but couldn't careless to go to the police and report the "crime". Ladies do better this is very serious and tarnishes a man's soul to be accused of such.
@youngwizzywizz
@youngwizzywizz 16 күн бұрын
Akengibe li judge okomzuzwana cc musukudlala ngenkantolo yam ungakhohlwa kanjan ukuthi wavuka uqgokile noma chaa udakiwe wena phuma la wedoti mkhipheni loskothen phuuumaaaaa
@BonganiGama-vw1gp
@BonganiGama-vw1gp 16 күн бұрын
Makaphume bo,...lo Lwaaabish.!
@user-ff4zp9rl1q
@user-ff4zp9rl1q 15 күн бұрын
Mina ke ngiliphoyisa ,,, ngyamgxavuna ngyamkhipha usmoshela iskhathi wena cc syasebenza la
Umkhokha: The Curse 27 May 2024 Full Episode Today HD
23:58
sjanna35
Рет қаралды 16 М.
Kelly Khumalo ugeqe amagula ebuzwa ngeyecala lika Senzo Meyiwa
25:05
How many pencils can hold me up?
00:40
A4
Рет қаралды 16 МЛН
Ukhozi FM TV: Dudu 'Lady D' Khoza
35:44
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 73 М.
Ngizwe ephawula ngo Zuma ngolwe MK Party
41:22
King Zoso TV
Рет қаралды 50 М.
Kuhlukene imibono ngendaba kaNgizwe Mchunu wokungaseki uJG Zuma we MK
39:47
uMbhishobhi uNkambule bazisa umlaleli ngesimo sikaZanele Mbokazi
8:02
Zanele Mbokazi TV
Рет қаралды 36 М.
Dj Tira: Luke Ntombela udalula okwenzeka phakathi kwakhe no Dj Tira 😳
14:42
para suster zombi membawa mereka 😱👻#upinipin #shorts #short
0:36
😱 Никогда НЕ ДЕЛАЙ это в КОЛИЗЕЕ
0:25
Настя, это где?
Рет қаралды 5 МЛН
Andrey’s TOP VIEWED videos - Reaction 👏 @andreyreactions
0:12
Andrey Grechka
Рет қаралды 11 МЛН