Maskandi Friday Live with: Dumakahle & Ntencane

  Рет қаралды 117,507

Gezani Media Productions

Gezani Media Productions

Күн бұрын

#gezanimediaproductions #maskandi#livepodcast #ntencane #dumakahle

Пікірлер: 199
@deluxfooty3003
@deluxfooty3003 2 жыл бұрын
Gezani Media, ake nibhekisise abantu enibaqashile abaphatha izinhlelo. Lentokazi ayiqeqeshekile neze. Iyaqhatha lemibuzo yakhe. Inhloso akube ukwakha hhayi lemibhedo yemibuzo ayibuzayo
@thanduyiseraylee1041
@thanduyiseraylee1041 2 жыл бұрын
Washaya kayise, nginawe lapho.... 🤜🏾🤛🏾
@siyanxumalo4230
@siyanxumalo4230 2 жыл бұрын
Ay mfwethu, impela awuyifanele lo msebenzi. Hleze kufanele bayiqeqeshe ngandlelathize. Ayishayi khona neze.
@MveloyethuMagwaza
@MveloyethuMagwaza 2 жыл бұрын
Ngaphandle nje ngokuvikela u Sisi. ukuba yi presenter kuwu msebenzi. intokazi le ngike ngayibona ifunda iphepha, so ngiyakholwa ukuthi lento eyifundayo into eke yabhekwa before izoyi presenter. iphutha selingaba ekutheni ibuze imbuzo enga approvwanga umphathi wayo. Ephuzini lokhuqhatha, sekungenzeka ukuthi into esuke ihleliwe ngoba lento abathi i controversy (angaz noma igama li ryt na) iyayenza i youtube account ibe nama fans or followers. umbono wami lowo, hope didnt offend anyone
@minenhlesithole2480
@minenhlesithole2480 2 жыл бұрын
Izimpendulo zikaNtencane zikushiya ungenambuzo 🙌
@samkelomavundla8746
@samkelomavundla8746 2 жыл бұрын
Ihlakaniphile lenkunzi ekuthiwa uNtencane. 🔥🙌🏿
@lwandoklause8288
@lwandoklause8288 2 жыл бұрын
Uyaphila umoya wam ngumculo walamadoda omabini❤️👌
@thandekilemkhungo5294
@thandekilemkhungo5294 2 жыл бұрын
Aw wakhuphuka umfana weChalaha madoda😭iyazethemba lensizwa😊 siyabonga bafwethu Dumakahle muhle umsebenzi😍
@bongamdlalose91032
@bongamdlalose91032 2 жыл бұрын
Ntencane no dumakahle nginikhonzile bafan bakithi 😎💥💥💥
@nkosinomusamkhwanazi2163
@nkosinomusamkhwanazi2163 2 жыл бұрын
Umfana owaphekwa iChalaha umuzwa olimini nsweeempuuu!
@MaskandiRSA
@MaskandiRSA 2 жыл бұрын
What a nice interview..very sober and informative.
@smisohsmile9440
@smisohsmile9440 2 жыл бұрын
uNtencane ayi uyaphendulana mf2 yooooh👏👏👏👏
@Sithembele_Magwaza
@Sithembele_Magwaza 2 жыл бұрын
Impendulo kaNtencane 👍
@gezanimediaproductions5663
@gezanimediaproductions5663 2 жыл бұрын
👏👏👏
@sanelezulu6540
@sanelezulu6540 2 жыл бұрын
Ay ingenhla leyankabi ngeInterview skills uhlula ngisho Oqhawe lami abatholi lutho la.. lomfana uhlakaniphile too much
@menzijula546
@menzijula546 2 жыл бұрын
uphendula kahle uNtencane la kuyavela kuth uwumculi ohlakaniphile futhi oyaziyo into ayenzayo
@sizwehlabisa
@sizwehlabisa 2 жыл бұрын
Inhle lento...siyabonga...kuhle sizwe bona bezikhulumela...🎉🥳💪🏾
@zolekangwenya1351
@zolekangwenya1351 2 жыл бұрын
Ntencane ay u matured shame ...siyabonga Dumakahle 👌
@sanelezulu6540
@sanelezulu6540 2 жыл бұрын
Ntencane is mature 👏
@gabrielmqondisi9482
@gabrielmqondisi9482 2 жыл бұрын
Imibuzo ebuzwa lana eminye yayo ibuzwa kambi....hlampe ksamele kulungiswe kuleyondawo.....
@osisinobhutibasepmbfunnyvi3722
@osisinobhutibasepmbfunnyvi3722 2 жыл бұрын
Uyahlonipha uDumakahle Guys uzithobile kanti iNtwencane iyakwazi ukuphendula kahle imbuzo lezinsizwa ziyangichaza
@phikhonabonisiwe2515
@phikhonabonisiwe2515 2 жыл бұрын
Dumakahleeeeee khuphuka mfana wasebaqulusini 🙏🙏🙏🙏
@phumlanimqondisimabaso2995
@phumlanimqondisimabaso2995 2 жыл бұрын
Ay zyakhuluma lezinsizwa...ubuhle nobubi bokuba nabalandeli ❤️
@sandilembatha5683
@sandilembatha5683 2 жыл бұрын
Cha kodwa indlela noma istructure sama questions abuzwa ipresenter awekho ryt infact ayabheda. Okungenani kuzomele a reparaphrase her questions okumele ahlele before asking....They should have prepared questionares abhalwe phansi azowabuza amaciko. ASIBONGE
@sibusisonene117
@sibusisonene117 2 жыл бұрын
Ungabuza umbhedo wokuthi bangaki abaculi obahlula ngengoma,kahle kahle uqhatha abaculi losisi.
@nhloniphomsweli4360
@nhloniphomsweli4360 2 жыл бұрын
Impela awekho ryt
@sandilembatha5683
@sandilembatha5683 2 жыл бұрын
@@sibusisonene117 Yaz umbuzo owubonayo nje ukuthi awunasdingo awakhi, uyaqhatha ay abashintshe indlela abenza ngayo
@sandilembatha5683
@sandilembatha5683 2 жыл бұрын
@@nhloniphomsweli4360 Kuzomele bashintshe indlela yokubuza
@siphesihlemavundla7224
@siphesihlemavundla7224 2 жыл бұрын
Ntencane❤️
@vikanisikhakhane
@vikanisikhakhane 2 жыл бұрын
Dumakahle uyinkunz qhawr lami🙌
@malungykakhubalungy158
@malungykakhubalungy158 2 жыл бұрын
Maphathefika ngengomayakhe💗
@sanelezulu6540
@sanelezulu6540 2 жыл бұрын
Ntencane unzima kakhulu ngeInterview
@bongekamsomi7015
@bongekamsomi7015 2 жыл бұрын
What an interview i hope nabanye bengafunda
@aneletshawe6918
@aneletshawe6918 9 ай бұрын
Salute nte ncane you so humble my guy uzilungele nje
@mlungisisomuhlegcwensa1607
@mlungisisomuhlegcwensa1607 2 жыл бұрын
Ntencane nguye umfana engibona ukuthi uhlakaniphe kakhulu, ungabuka ukuthi ufike nini emculweni kodwa manje udumo nogazi akanalo lungenhla kwabanye abaculi okukudala bekhona endimeni.
@the_zulumafia
@the_zulumafia 2 жыл бұрын
Udumakahle akekho exposed kakhulu kulento yama interview ingakho engakwazi ukuphendula ngedlela erty....
@mlungisisomuhlegcwensa1607
@mlungisisomuhlegcwensa1607 2 жыл бұрын
@@the_zulumafia oh yebo uDumakahle akawujwayele umbhobho
@kabujj3274
@kabujj3274 Жыл бұрын
❤️🔥 both of them are my faves❤️❤️❤️💯 mphathi wohlelo please ungabaqhathanisi
@siyandatshangela8950
@siyandatshangela8950 2 жыл бұрын
Next Ngicela ukhuba neGcokama
@user-wf2qw9er6e
@user-wf2qw9er6e 2 жыл бұрын
Ukuluma inkulumo enhle Dumakahle
@rosezuma7854
@rosezuma7854 2 жыл бұрын
Ubongiphatha kahle bayangisabawela abanye I love this song
@bandile6797
@bandile6797 Жыл бұрын
Wena uthando osbali 🔥🔥🔥🔥
@bandilezuma449
@bandilezuma449 2 жыл бұрын
UNtencane u intelligent...
@jasonchirwa4371
@jasonchirwa4371 2 жыл бұрын
Kakhulu, uzwe izinto acula ngazo kule album yakhe yango nyaka ophelile. Ziningi izinto esibhekana nazo empilweni acule ngazo.
@nosiphojwara6288
@nosiphojwara6288 2 жыл бұрын
Chooo chooo inkosi yamagcokama iyankeneneza ingenhla ngeNgoma
@nomvellogcaba2824
@nomvellogcaba2824 2 жыл бұрын
Ntencane 🙏🏾🙏🏾❤️❤️…. 👌👌👌
@PhiwayinkosiSakhile
@PhiwayinkosiSakhile 10 ай бұрын
Yabona kodw dumakahle ungkhulumela kahle mft 😢😢😢aiiii aiibooo ulim lwakho
@BlackviewThree
@BlackviewThree Ай бұрын
Ntesmall✊ amazwi owabekayo nge feature..
@m_mbhele
@m_mbhele 2 жыл бұрын
Bengicela bandla ke nibize lensizwa ekthiwa uMashelela wakwaNgubane...
@zabilemthabela3274
@zabilemthabela3274 2 жыл бұрын
Clear and nice interview
@seshymbatha9564
@seshymbatha9564 2 жыл бұрын
Bengingaz uNtencane uchithe kangaka ekhanda hhay ngiyamvuma
@royalslasherz370
@royalslasherz370 2 жыл бұрын
Ntencane phela usuka ezandlen zasebukhosini iChalaha, uMgqumeni, uMahawukela.
@snentetheleloshezi3741
@snentetheleloshezi3741 2 жыл бұрын
dumakahle mfwethu 💯💯
@bongavictor2663
@bongavictor2663 2 жыл бұрын
Ntencane uphekekile mfana ayi izimpendulo zakho ziphusile uvuthwe kakhulu emqondweni kodwake umculo wenu nobabili ngiyawuthanda niyangishayela ingoma bafana bakithi👊
@sibahlemotha3448
@sibahlemotha3448 2 жыл бұрын
Phathas 😍😍😍
@mbhuda2208
@mbhuda2208 2 жыл бұрын
Kodwa Sbahle ungenzan
@dennismadondo4673
@dennismadondo4673 Жыл бұрын
Lezinsizwa ezisezincane zikhuluma njengama doda asekhulile avuthiwesengathi unkulunkulu angabakhulisa kakhulu emculweni wabo
@melokwakhesokhela5368
@melokwakhesokhela5368 2 жыл бұрын
Ntencane🤝
@AbednichompilontleJaca
@AbednichompilontleJaca 2 ай бұрын
Phathasi syakuthanda enmz vele qinisa ubheke ingoma engena kalula ebatwini uzenze zibheyidlanzana ñjenga esho uNtencane
@xoliswanombulelo8058
@xoliswanombulelo8058 2 жыл бұрын
Yekani ukubuza abaculi uthuvi nokubhebhezelisa ubutha kubaculi, senikhohliwe ukty kwenzakalani kwaMashu
@zetmbonambi4425
@zetmbonambi4425 2 жыл бұрын
Mina ngyamthanda kodwa Louisiana,khona eseshaya iSmile and ehleka 💕❤💖 .Ngibuka iminwe no ring,kanti aphi bakwethu amadoda.Intombi endless kangaka iphinde ithande into yakithi.Angphatho ke uma esevuma ingona nawo amabhungu ay .Cha ukuthi anginawo umona,ngyancoma nje makfanele .
@MangenaDonda
@MangenaDonda Жыл бұрын
Syabonga zinsizwa qhubekani nishaye ingoma
@thando98
@thando98 5 ай бұрын
Dumakahle is intelligent, not every Artist knows brainstorming when it come to writing quality things
@bhekinkosibhekih5654
@bhekinkosibhekih5654 2 жыл бұрын
Kodwa dumakahle uzothile Kahle uphendula kahle futhi up
@AbednichompilontleJaca
@AbednichompilontleJaca 2 ай бұрын
Uqinisile Ntencane ukungena kubalandeli beminye imiculo nginithanda nonke bafana be Chalaha ngiswela madla nalo iPhathasi ngestayela esisha
@bongsmkz7473
@bongsmkz7473 2 жыл бұрын
Bonke abaculi siyabadinga kwipodcast
@gezanimediaproductions5663
@gezanimediaproductions5663 2 жыл бұрын
Bazofika bonke
@bayandashabalala1454
@bayandashabalala1454 2 жыл бұрын
Kodwa lo sisi uqhatha abaculu ubuza amanyala bhasobhani kuningi okuzokonakala akafundisekile kahle ubuza umsangani
@bongsmkz7473
@bongsmkz7473 2 жыл бұрын
Asibonge
@lindokuhleeric6138
@lindokuhleeric6138 2 жыл бұрын
Labafana bakhulisekile yezwa. Bahlakaniphile futhi. UNtencane uyabathanda abantu. Wenza sure ukuth akanyatheli umuntu ongenacala. Izingoma zakhe zirRelate-ka especially koKazi. UDumakahle uyayshaya ingoma.. sukaa!! Uyambona futh ufundisekile futhi ulusile wenza konke okwasemakhaya.
@sthembisomakhunga2431
@sthembisomakhunga2431 2 жыл бұрын
Up maciko up. Ngithanda indlela enikhule ngayo ezimpendulweni zenu.
@b0nganijack11
@b0nganijack11 2 жыл бұрын
ngyakvuma lapho ntencane mfanakithi njengamapiano nje ubgwala ukwenza into yomunye umuntu
@xolanimtshali8744
@xolanimtshali8744 2 жыл бұрын
eminye yemibuzo yona ke ayinasidingo lapha... bese intokazi ifunde ukubuza imibuuzo..inciphise lapha ko "mhlampe,mhlampe, akesithi" igcina isibhora i interview
@mandlandlovu9002
@mandlandlovu9002 2 жыл бұрын
ngathi lithethe umsebenzi kayellow born
@lindokuhleeric6138
@lindokuhleeric6138 2 жыл бұрын
Ushuni kaDumakahle usondele kokaMgqumeni vele.. nam ngangithanda uMtshengiseni.. bt uMgqumeni wayecula ibasic Maskandi mpela
@luckyfanele7921
@luckyfanele7921 2 жыл бұрын
Nina ngath aniyazi kahle inhloso yokubiza abaculi kuleShow, imibuzo yenu ayikhulile
@mhlengijalubane4962
@mhlengijalubane4962 2 жыл бұрын
enginga kusho lama podcast ayaqhatha abaculi ewonkana
@phumlanimqondisimabaso2995
@phumlanimqondisimabaso2995 2 жыл бұрын
Uscebi unguMculi akasilo iciko aw danki😂
@mjeyishukushangasemjeyishu8875
@mjeyishukushangasemjeyishu8875 2 жыл бұрын
Abadlali bamahits songs
@mthokozisimsindowezinja4944
@mthokozisimsindowezinja4944 2 жыл бұрын
Up dumakahle up
@Sanele92
@Sanele92 2 жыл бұрын
Sbonge yamnadi interview Noma ntemcane etalabha iqhawe lam
@sibusisonkululeko4688
@sibusisonkululeko4688 2 жыл бұрын
🤣🤣🤣
@khulekaninene2856
@khulekaninene2856 2 жыл бұрын
Liphi lona?
@Sanele92
@Sanele92 2 жыл бұрын
@@khulekaninene2856 uManqele
@sibongisenisithole9093
@sibongisenisithole9093 2 жыл бұрын
Uza nin uGatsheni lapho elegant Media
@SizweMhh
@SizweMhh 2 жыл бұрын
Abafana bengoma enkulu 🔥🔥🔥🔥
@VusiBhekani-xh1xh
@VusiBhekani-xh1xh Жыл бұрын
Duma kahle qinisile yabehlula up vryheid up
@mngunimnguni9684
@mngunimnguni9684 2 жыл бұрын
🙄 aah 32 yrs untencane jhoo baqinisile ukuth iminyaka yomuntu its just a number ubukek emncane untencane
@siyabongapatrick8778
@siyabongapatrick8778 2 жыл бұрын
Ziyahloniph lezinsizw
@nhlakaniphonhlakanipho9886
@nhlakaniphonhlakanipho9886 2 жыл бұрын
Scela ubize uDumakahle ne Nkosi yamagcokama
@zodwadlamini4213
@zodwadlamini4213 2 жыл бұрын
Dumakahle ufana ne Ex yakwa zwane yashona yaz sonke singabase vryheid
@nkanyisowiseman6636
@nkanyisowiseman6636 2 жыл бұрын
LoSisi ubuza imbuzo ebhedayo kodwa yin aqhathe??
@thuthukablessing8778
@thuthukablessing8778 2 жыл бұрын
Aiy bahlakaniphile nababafana ha😳
@bonganisimayile5455
@bonganisimayile5455 2 жыл бұрын
Ay Geh uze ungamlahli losisi Mthalani if am correct in spelling unekhono losisi kakhulu please don't ever lose her she is the best.
@mthobisimadondo6829
@mthobisimadondo6829 2 жыл бұрын
Niyacukoza maqhawe ngiyanivuma kanti ngiyawuthanda nomculo wenu kakhulukazi wenaDumakahle
@AbednichompilontleJaca
@AbednichompilontleJaca 2 ай бұрын
Lumnandi uhlelo cyabonga
@zubenathizubra9604
@zubenathizubra9604 2 жыл бұрын
Muhle umbono wenu niwu mbuso wamaciko kdw uhlelo lwenu alikahleleki kahle
@PrincePrince-jw2zi
@PrincePrince-jw2zi 2 жыл бұрын
Bafowethu nobabili ningiculela kamnandi qhubeka
@MkhuseliJacwana
@MkhuseliJacwana 9 ай бұрын
😂 ngiyibone ngeskhathi esiryt kele interview Nangu Mthandeni erelexile naba abalandeli ba Khuzani be phusha into engekho
@user-wf2qw9er6e
@user-wf2qw9er6e 2 жыл бұрын
Umsebenzi wenu Muhle kakhulu
@LungisaniNgcobo-nz8ns
@LungisaniNgcobo-nz8ns Ай бұрын
🍏🍏🍏
@sduduzomakhoba5507
@sduduzomakhoba5507 2 жыл бұрын
Inkosi yamagcokama ngobhala ungahlula mhlampe kodwa ngezwi lutho noMdumazi ngithi lutho
@Lindokuhle-bq6vu
@Lindokuhle-bq6vu 10 ай бұрын
Up bafana up
@sabelothobelani4053
@sabelothobelani4053 2 жыл бұрын
Nibukeka nineqiniso madoda ,dumakahle Musa ukubiza amagama abantu ngb umsindo uqala kanjalo kumaskandi ngokubukela phansi abanye abaculi
@zusiphezusiphe4075
@zusiphezusiphe4075 2 жыл бұрын
Aw kodwa uyacikoza Ntencane
@VangileSibiya
@VangileSibiya 6 ай бұрын
U rit Ntencane coz I hit akuyona ingoma yabalandeli eyabantu hhayi lento esiyenziwe ngomunye umnculi kulonyaka
@phumlanimqondisimabaso2995
@phumlanimqondisimabaso2995 2 жыл бұрын
Nacula kamnand madoda aw suka kumnand ukuba uMzulu man
@fanelesibongebuthelezi7402
@fanelesibongebuthelezi7402 2 жыл бұрын
UDumakahle yazi akafuni ukukhuluma yazi, ulokhu nje ebaleka kodwake siyabonga yazi bengithi ngizoyibuka uHalf manje yazi nkosiyami sengize ngayiqeda, zibeka kahle lezizinsizwa ziphendula kahle syabonga
@kholwanimabizwa4735
@kholwanimabizwa4735 2 жыл бұрын
Ningenhla yinsizwa nobabili chaa niyaphendula imibuzo nidlula uMdumazi owayephika uNjoko .
@tptozngwadi5874
@tptozngwadi5874 2 жыл бұрын
💪💪💪🔥
@georgebuthelezi8057
@georgebuthelezi8057 2 жыл бұрын
Unawo kodwa Ntencane uBrentwood?
@phakamilemapo314
@phakamilemapo314 2 жыл бұрын
Gezani ngingave ngikwethembile bengingazi ukuthi awunawo umqondo nisibulalela umculo nje nina ninalo NONDINDWA wentombazane lesfebe nemibuzo eqhathayo
@bukhulubakhehlanguza6559
@bukhulubakhehlanguza6559 2 жыл бұрын
Zithin izibongo zikaNtencan?
@lwandilendlovu3115
@lwandilendlovu3115 2 жыл бұрын
Imibuzo yakho sisi iyabheda eminye yayo
@the_zulumafia
@the_zulumafia 2 жыл бұрын
Le interview iyabhora zama akabuke amanye ama podcast a develop ama skill wakhe... ubabuza ama question 1 way....😀😀😀
@thubelihlemaphumulo8605
@thubelihlemaphumulo8605 2 жыл бұрын
Kodwa Dumakahle uyinkunzi bafo impela uyabahlula bonke ibhola likuwe impela
@AbednichompilontleJaca
@AbednichompilontleJaca 2 ай бұрын
Uhlalile neChalaha ngiyakuzwa olimini ngoba bengilazi futhi bengike ngikulume nalo kazi why lingakufundisanga isigingci
@zwelisniper70
@zwelisniper70 2 жыл бұрын
Ai imibuzo laykhaya
@scelomduduzi9302
@scelomduduzi9302 2 жыл бұрын
Ilapho phathas
@njabulogifty7401
@njabulogifty7401 2 жыл бұрын
Usis ubuza kabi yaz uyaqhatha lento ayenzayo
@khayelihlezulu4267
@khayelihlezulu4267 2 жыл бұрын
I like the show and presenter but interview questions hhay awangichazi anokuqhatha too much
Maskandi Friday Live with: Njoko & Umdumazi.
2:07:50
Gezani Media Productions
Рет қаралды 176 М.
MASKANDI FRIDAY UMNTUYENZIWA VS FALABO KHUZWAYO
2:06:10
BSB Productions
Рет қаралды 56 М.
Inside Out 2: ENVY & DISGUST STOLE JOY's DRINKS!!
00:32
AnythingAlexia
Рет қаралды 15 МЛН
iPhone or Chocolate??
00:16
Hungry FAM
Рет қаралды 49 МЛН
Umbuso wamaciko
11:53
Umlabalaba
Рет қаралды 62
MASKANDI FRIDAY EPISODE 105
1:47:52
BSB Productions
Рет қаралды 6 М.
kwenzekwenzeke with Dumakahle
27:25
Kwenzekwenzeke Podcast
Рет қаралды 6 М.
Maskandi Friday Live with: Mjolisi & Khaza
2:08:16
Gezani Media Productions
Рет қаралды 71 М.
Maskandi Friday Live with: Umntuyenziwa & Falabo Khuzwayo.
2:06:10
Gezani Media Productions
Рет қаралды 137 М.
MMINO WA SIONE PODCAST - EPISODE 37 - LEFA AFRIKA -  Finding Light in Darkness
3:05:33
Creatives Cave With Udeme Robert
17:33
The Campus CEO
Рет қаралды 19
Inside Out 2: ENVY & DISGUST STOLE JOY's DRINKS!!
00:32
AnythingAlexia
Рет қаралды 15 МЛН