Mbuzeni unqabe ukudlala ingoma kaKhuzani emsola ngokumukweleta iMali ewu R10 000.

  Рет қаралды 60,760

Gezani Media Productions

Gezani Media Productions

Күн бұрын

#gezanimediaproductions #maskandi #livepodcast #khuzani #mbuzeni

Пікірлер: 93
@siphelelemaphumulo2809
@siphelelemaphumulo2809 2 жыл бұрын
Thank you mbuzeni skhathel ile presenter izo promote ukhuzani bayabona abaculi oth nghamba ne subscription yam
@basandanyawo3855
@basandanyawo3855 2 жыл бұрын
Bese skhathele ei wasisiza uMbuzeni
@mbhuda2208
@mbhuda2208 2 жыл бұрын
Kobe izweliybona ukuthi ingoma khona ngapha but iyavalelwa South Coast sifunzwa ngenkani uKhuzani
@madluphuthu8394
@madluphuthu8394 10 ай бұрын
But Mbuzeni is such a warm character, even when edelela you can't help but like him😂 But Inyoni handled him very well. He is a gentleman
@zwelimdlalose160
@zwelimdlalose160 2 жыл бұрын
kodwa kmele uke uyeke amankwebevu weMbuzeni
@ndumisozwane956
@ndumisozwane956 2 жыл бұрын
Cha uyadlela shame🤣🤣🤣
@prosperndlovu1327
@prosperndlovu1327 2 жыл бұрын
😂 😂 😂 😂 😂 Mbuzeni bantu... Yooo mara leyana eyeGcokama Elisha yashaywa okwamampela
@jamesmqambeni5742
@jamesmqambeni5742 2 жыл бұрын
Amageja okukhulunywa ngawo
@ZakesMnyani
@ZakesMnyani 6 ай бұрын
Ndifuna iingoma zika Menzi
@BenmthokozisiKhumalo
@BenmthokozisiKhumalo 5 ай бұрын
Umbuzeni just akayodlalela 😢 uNothembi
@ThandohThandoh-ho3lk
@ThandohThandoh-ho3lk 4 ай бұрын
Uye msakazwen udakwe ijiki😂
@thubelihlesamkelo2266
@thubelihlesamkelo2266 Жыл бұрын
Ubhemani uMbuzeni
@masibulelemtwazana7486
@masibulelemtwazana7486 Жыл бұрын
Bathathe nyoni uyamehlula uMbuzeni
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede 5 ай бұрын
Mbuzeni😂
@ayandamduduzi9994
@ayandamduduzi9994 2 жыл бұрын
Khabazela✊✊😂😂
@zimiselecypriancira6
@zimiselecypriancira6 9 ай бұрын
Ay lendlavini😂😂😂😂
@zandilerishynosilela3873
@zandilerishynosilela3873 2 жыл бұрын
Ngicela cc ungamvumeli umuntu eze edakiwe
@mhlengikhulasande2370
@mhlengikhulasande2370 2 жыл бұрын
😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹umbuzen
@manqobadlamini5397
@manqobadlamini5397 2 жыл бұрын
uyadelela lo qhunsu mehlo mase dakiwe
@ZekhayaNtanzi
@ZekhayaNtanzi Ай бұрын
Imnandi i Hennessy ngoba umntu imdakwa naye angazboni ukuthi usedakiwe and amahlo kuba yiwona achaza yonke into..😅
@securethebag1613
@securethebag1613 Ай бұрын
which language are they speaking?
@masthuli2565
@masthuli2565 2 жыл бұрын
Madoda indaba yamaNkwebevu ayiqhubeke sihleke 😂😂😂😂😂😂😂ngyadlala😆😆😆😆😆😆😆😆
@lunganimusr5900
@lunganimusr5900 2 жыл бұрын
Udakwa utshwala kakhulu lona🤣🤣🤣🤣
@SphiweSphiwe-vn6ie
@SphiweSphiwe-vn6ie 4 ай бұрын
Kdwa ikwani ukudakwa Mbuzeni ekbeni usayovela ku TV Phambi kwabantu🤔🤔🤔🤔uyenyanyisa yaz🤞🤞
@zuluboyzulu847
@zuluboyzulu847 2 жыл бұрын
Waz wadakw kamnand uMbuzen nabo phel bangabant lab kda kfanel basihloniphe
@zuluboyzulu847
@zuluboyzulu847 2 жыл бұрын
Kwaz kwamnand syabong Mbuzen wasihlekisa
@enockfunakuphigumede941
@enockfunakuphigumede941 2 жыл бұрын
Nyoni winkunzi akekho ofika kuwe ngeSgingci, noma ngayaphi khohlwa izofika indize iNyonk
@ndumisodumani3607
@ndumisodumani3607 2 жыл бұрын
INyoni iyamehlula ngempela uMkhize ngesiginci uvele athi yena kakopeli 😂
@ushunikamaskanditv9089
@ushunikamaskanditv9089 2 жыл бұрын
Angkaze nghleke kanje nkosyam ey 😂😂😂😂😂😂😂🤣☺🤣🤣🤣🤣🤣🤣ey ombuzeni bazokubulala ngensini "Yaykhala kanjena yini?????"
@SfundoSihle
@SfundoSihle 21 күн бұрын
Aw kodwa Khabazela uvula kahle
@tshawuza8282
@tshawuza8282 Ай бұрын
Ibuhlabile ingwenya😅😅😅😅😅😅
@ThandohThandoh-ho3lk
@ThandohThandoh-ho3lk 4 ай бұрын
Wayebu kluklile uMkhize 😂inkani
@NhlakaniphoMahaye-fq9fw
@NhlakaniphoMahaye-fq9fw 6 ай бұрын
Kanti Why edakwa lobhuti
@SboneloMkhize-y1e
@SboneloMkhize-y1e 27 күн бұрын
Khabazela uzidlel ugologo
@shingamongoexclusive1172
@shingamongoexclusive1172 9 ай бұрын
Ngiyabonga Khabazela ngokungancethezi😂😂😂😂
@thabisobangani2957
@thabisobangani2957 4 ай бұрын
Khabazela ka mavovo🤣😂🤣
@isaacntonga2854
@isaacntonga2854 2 жыл бұрын
Mbuzeni hayi akangabazi qiniso likhipha linjalo
@vuyomere5432
@vuyomere5432 2 жыл бұрын
Ngimthanda ngokhuluma iqiniso weMFOKA MKHIZE
@SBONGOKUHLEBONGINHLANHLA
@SBONGOKUHLEBONGINHLANHLA 4 ай бұрын
Ayamhlula manj amageja
@lakhendwandwe
@lakhendwandwe Ай бұрын
unamanga uKhabazela, wamphendula uKhuzani wafakaza noThuthani ukuthi wakhokhelwa kodwa ingoma ayibange isafakwa ngesigingci sakhe
@590Hjs-gp-wj1bh
@590Hjs-gp-wj1bh 6 ай бұрын
Ningamniki ugologo ningakaqedi into enimbizele yona nanka ke ama result niyawabona 😂😂😂😂 aw kodwa Gvwabe marora😂😂😂
@ndumisozwane956
@ndumisozwane956 2 жыл бұрын
Cha umbuzeni uyayidlela inkamba zika faro🤣🤣🤣
@thabisobangani2957
@thabisobangani2957 4 ай бұрын
🤣😂🤣😂
@siphathoellias9922
@siphathoellias9922 2 жыл бұрын
Betha mageja mbuzeni sube ujikeleza
@BonginkosiChili-g3r
@BonginkosiChili-g3r 8 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@mthunzimhlongo660
@mthunzimhlongo660 8 ай бұрын
😂😅Udlul' eBar yini uMbuzeni
@thabisobangani2957
@thabisobangani2957 4 ай бұрын
🤣😂🤣😂
@ewandy.k2371
@ewandy.k2371 Ай бұрын
😂😅😅😅😂😂😂😂😅😅😅😂
@LethukuthulaShabangu
@LethukuthulaShabangu 2 ай бұрын
Inkani ngatsi yisele 😂
@siphathoellias9922
@siphathoellias9922 2 жыл бұрын
Uya xoka umbuzeni uyaqonda uzakukalisa intwengeko
@endlesschapter
@endlesschapter Жыл бұрын
Mbuzeni usaryt kodwa ngasengqondweni or.....ai ngek ngath sekonakele shwele
@qaphelaqaps6561
@qaphelaqaps6561 2 жыл бұрын
Mhlampe wamukhokhela edakiwe njee😂😂
@cebolenkosihlongwane
@cebolenkosihlongwane 2 жыл бұрын
Lelicwecwe liyakhula kodwa mangifunda amacomment abanelisekile ababuki, @Gezani cela ulalele imfuno zababuki. Ubhekisise kahle lento abakhala ngayo..
@samukelomadide797
@samukelomadide797 2 жыл бұрын
Mbuzeni unamanga😀😀😀😀
@ElliottMkhize-l4c
@ElliottMkhize-l4c 8 ай бұрын
😂😂😂😂😂lol
@samukelomlondo1303
@samukelomlondo1303 2 жыл бұрын
Ile part engihlekise kakhulu kule episode 😂😂
@SphiweSphiwe-vn6ie
@SphiweSphiwe-vn6ie Ай бұрын
Cha uyadakwa Mbuzeni shem😢😢
@bhebhemhlongo6404
@bhebhemhlongo6404 11 ай бұрын
Khuzana khokha ndoda 9500 ey kanti mambana ayikhokhi😂
@sibonelosibiya0311
@sibonelosibiya0311 2 жыл бұрын
Cha uMbuzeli udlile
@ntshabamgabe9026
@ntshabamgabe9026 2 жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣 angikaze ngihleke ayi ayi Mbuzeni ndoda udle obunjani vele namhlanje umane uqhunsule amehlo engathi lixoxo
@SphiweSphiwe-vn6ie
@SphiweSphiwe-vn6ie 3 ай бұрын
Cha uyabudla utshwala shem😢😢😢
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede 5 ай бұрын
Kodwa Mbuzeni inkani engaka😅
@mbhuda2208
@mbhuda2208 2 ай бұрын
Mina ngihlala eSlungwini😂😂😂
@khethilebhityashe4859
@khethilebhityashe4859 2 жыл бұрын
Dlaaaaaalaaaa Nyoni dlaaala
@enockfunakuphigumede941
@enockfunakuphigumede941 2 жыл бұрын
Winkinga Nyoni wamkhipha nkani Mbuzeni
@spheleleprince
@spheleleprince 2 жыл бұрын
😂🤣😂🤣😂🤣😂😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅Angkaze ngahleka kanje yoooo
@simphiweraymondmajola375
@simphiweraymondmajola375 2 жыл бұрын
LOL...hhawu uhlanya lwakwethu madoda....khuphuka Gcwabe
@SbusisiweMtshali-oz6pb
@SbusisiweMtshali-oz6pb 4 ай бұрын
Unenkani umbuzeni 😂😂😂😂
@siyabulelaxusha5486
@siyabulelaxusha5486 5 ай бұрын
Mbuzeni hay ngeke😂
@madololista6403
@madololista6403 2 жыл бұрын
Nithi uphile kahle nje umbuzeni?
@msizintombela3771
@msizintombela3771 2 жыл бұрын
Kodw Jesu Mkhize ubukhile
@ayandampotulo1010
@ayandampotulo1010 2 жыл бұрын
uyazidla uMbuzeni...uyakholwa kuncengwa....
@andilecheetah2194
@andilecheetah2194 2 жыл бұрын
Buyamehlula utshwala uKhabazela
@siyabongamsimango437
@siyabongamsimango437 2 жыл бұрын
Up mbuzeni😁😁
@mzamomngadi8295
@mzamomngadi8295 2 жыл бұрын
Ubebuthelile kona
@dumisanizondo2290
@dumisanizondo2290 2 жыл бұрын
Ngathi uphuzile
@xolaninomewu3344
@xolaninomewu3344 2 жыл бұрын
Hayi uyadla nkabi 😂😂
@NcebaKumalo-vl2ig
@NcebaKumalo-vl2ig Жыл бұрын
😂😂😂😂😂😂
@ndabenhlexulundabenhle5712
@ndabenhlexulundabenhle5712 2 жыл бұрын
😂🤣😂🤣😂 Ayi ayi uMbuzeni udlile yini la?????
@myaluzadagenuine
@myaluzadagenuine Жыл бұрын
Akubuzwa we Gxahashe.
@nhlahlamathonsi
@nhlahlamathonsi Жыл бұрын
NC
@mzwandilengobese2686
@mzwandilengobese2686 2 жыл бұрын
Mina ngith abuvalwe 😄😄😄😄
@masthuli2565
@masthuli2565 2 жыл бұрын
😆😆😆😆😆😆😆😆kodwa ungihlekiselani bhuti le interview ngisayibuka namanje ngisho Kade ngicasukile ngivele ngiphele ihlaya kodwa Mbuzeni mfoooo🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@mnothomnotho2970
@mnothomnotho2970 2 жыл бұрын
Kodwa lomdidi owu Khuzani koze Kube Nini uhlukumeza abaculi bakithi🤞💔😥uyinja mfoka Mpungose
@aviwepiyose3916
@aviwepiyose3916 2 жыл бұрын
😆 😆 😆 hay Mbuzeni
@langelihlemthokozisi7543
@langelihlemthokozisi7543 2 жыл бұрын
Thanks
@nqobaninelo7582
@nqobaninelo7582 2 жыл бұрын
Mbuzeni🤣🤣
@KleinDAria
@KleinDAria 9 ай бұрын
Mbuzeni fanele ufundise abantu ukudlala isginxi ngisacela ingane zoma nemithente nkabi yam
@umbusoongenandabanawekingd3053
@umbusoongenandabanawekingd3053 2 жыл бұрын
uMbuzeni udleni 😂😂😂😂
@vusumzimacamba8323
@vusumzimacamba8323 Жыл бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂😂nam ndiyasola ikhona into kuye yaz
@angelamanzini3052
@angelamanzini3052 4 ай бұрын
Uphiwe uMbuzeni bakwethu. 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
@ntokozozikode1581
@ntokozozikode1581 2 жыл бұрын
😂😂😂😂😂🔥
Maskandi Friday Live with: Mbuzeni Mkhize & Nyon'emhlophe.
2:05:28
Gezani Media Productions
Рет қаралды 115 М.
uFalabo uveza inzondo uMntuyenziwa anayo ngaye, uMntuyenziwa wambiza ngeNina.
8:36
Gezani Media Productions
Рет қаралды 93 М.
Incredible: Teacher builds airplane to teach kids behavior! #shorts
00:32
Fabiosa Stories
Рет қаралды 11 МЛН
when you have plan B 😂
00:11
Andrey Grechka
Рет қаралды 67 МЛН
Which One Is The Best - From Small To Giant #katebrush #shorts
00:17
live mumo tv Kenya  #ivumburahaofficial ❤❤
10:13
IVUMBU RAHA OFFICIAL
Рет қаралды 483
Mbuzeni Kubukeka eyamukela iChallenge ebhekwe ngabovu
16:42
Malusi Tv
Рет қаралды 7 М.
kwenzekwenzeke with uMntuyenziwa
46:21
Kwenzekwenzeke Podcast
Рет қаралды 24 М.
Jaiva Zimnike uthi uyena Inkosi kaMaskandi, Wakhumbula noMjk'jelwa ngezingoma zakhe.
9:36
Khuzani 2024  edlala ingoma entsha kwi Mpucuzeko 🔥🔥🔥🔥
7:29
Bhanyazile Studio
Рет қаралды 57 М.
MASKANDI FRIDAY EPISODE 102 UMLABALABA AND LIMIT
1:39:38
Gezani Media Productions
Рет қаралды 32 М.
Incredible: Teacher builds airplane to teach kids behavior! #shorts
00:32
Fabiosa Stories
Рет қаралды 11 МЛН