Mdumazi Igeza lendalo Mhlongo exolisa ngokwenzeka ecela noThuthani Ndlovu ukuthi akhululeke

  Рет қаралды 36,281

Sabelo Surprise

Sabelo Surprise

5 жыл бұрын

Mdumazi Igeza lendalo Mhlongo exolisa ngokwenzeka ecela noThuthani Ndlovu ukuthi akhululeke

Пікірлер: 116
@msawakhemhlonipheni8686
@msawakhemhlonipheni8686 5 жыл бұрын
Akulula undlovu axole ngoba mawubuka lesi senzo sakhe kwakuhlangene abantu abaningi ngenhloso yokudicilela phansi sthunzi salensizwa yakwamhlongo kodwake ngoba usuxolisile usuqedile
@MaLegend603
@MaLegend603 2 жыл бұрын
Mdumazi mfokaMhlongo mna ngyabonga kakhulu ukukwaz ukuzehlisa yinhle into oyenzile nkunz qubekanje ushaye ingoma njengenjwayelo syabonga
@nokwazilwandle1541
@nokwazilwandle1541 5 жыл бұрын
Yhooo andabibuhlungu usuxolise kangaka hayi ulukhuni u Thuthani suka phuma kuye Mdumazi impilo izoqhubeka bhutiza
@sakhilemchunu5233
@sakhilemchunu5233 5 жыл бұрын
Mdumazi impilo yakho ayiphethwe u Thuthani mengafuni ukwamukela uxolo kulungile ngoba usuxolisile ksele ngakuye
@matatazelazungu9626
@matatazelazungu9626 5 жыл бұрын
qedile mfana shaya ingoma bazojabula abantu
@sithembisopatrick2388
@sithembisopatrick2388 4 жыл бұрын
🙏🙏🙏🙏🙏uzoba indoda mfana wami vele mina bese ngihlubukile kwena ngenxa yempi nokukhuluma okungaphusile obuhlezi ungena kukhona,ubuluqale kahle uhambo lwakho wamosha ngomsindo.
@nkosinathingwenya3327
@nkosinathingwenya3327 5 жыл бұрын
Dankie... mfoka mhlongo kodwa awunaphutha kulola daba.... qhubeka nempilo mfana👌
@sphephelomsebeni7603
@sphephelomsebeni7603 5 жыл бұрын
Ndlovu Naye akaxolise kuye Mdumazi
@michymbatha4579
@michymbatha4579 5 жыл бұрын
Siyabonga mdumazi zandlencani uthuthani wayefuna ukukwehlisa isthunzi wamshela kanjani umama wengani yakho lisebenza lonke
@romeonkomo2629
@romeonkomo2629 3 жыл бұрын
Uyindoda Mdumaz inhle lento oyenzile
@siphamandlamasikane4253
@siphamandlamasikane4253 5 жыл бұрын
Ncooooooooooooooooooooooooooooooh kodwa bakithi dat why ngzohlezi nj ngiseduze kwakho ngyabonga bandla ekzehlisa nj kbalulekile kakhulu.ngfisa ngathi naye ke uNdlovu engehlisa umoya nixolelane.
@mkhilasiyanda2249
@mkhilasiyanda2249 Жыл бұрын
Uyindoda Mfo wakwa Mhlongo 🤜🔥
@anelemasondo7429
@anelemasondo7429 5 жыл бұрын
cha sbonge Mdumazi kuzwakele , sengathi noThuthani ebengaxola niphushe ngoba okubalulekile impilo nomsebenzi obunihlanganisa futhi ebesiwuthakasela mihla yonke nm
@sihlenkosi1364
@sihlenkosi1364 5 жыл бұрын
Suqedile mfoka mhlongo if engaxoli yena myeke umthwalo usele ngakuye ,uma uxolisa kusuke kungasho ukuthi uyisilim kodwa usuke ugwema amazondo nokukhombisa ukuthi ukhuliswe kanjan
@sandilepsqwayi4838
@sandilepsqwayi4838 5 жыл бұрын
ngiykvuma Mdumazi uyabahlula bonke ngengoma angazi uvinjwe yini, but qhubeka ungphelimoya lapho ozogqama khona uyogqama impilo yakho yonke angish'ukuthi awgqamile but nawe wawungazi ukuthi uMroza engahlukanisa unyaka. nawe uGod ukubekele lukhulu ngiyabona mina, nguwe kuphela oshaya ingoma I'm telling you one day is one day mfanakithi
@thandekamhlongo1366
@thandekamhlongo1366 5 жыл бұрын
Kuhle ukuzehlisa uma uwumuntu ukuxolela kuyamkhulula umuntu. Uma umuntu esexolisile kmele ulamukele uxolo ngoba uma ungaxoli kusala ngakuwe konke
@muzimasuku2019
@muzimasuku2019 5 жыл бұрын
kanti ubn okufanele axolise komunye ngb uyena UTHUTHANI OWADLALA NGENGNE
@hloniphanindlela3292
@hloniphanindlela3292 5 жыл бұрын
Syabonga Njomane ngokuzehlisa uxolise futhi akungabi ikthi wenzela abantu..syethemba kusuka ngaphakathi enhliziyweni lokho kuyokusiza ndoda yamadoda..naye asthembe usazodlulisa..noma ukhohlwe ikuxolisa nakomunye owamfaka kulenkulumo yenu ekubeni engangeni lokho esingakthatha ngokthi nawe wavumela ukusetshenziswa abathile ukulwa izimpi zabo..manje'ke wena washayeka kabuhlungu..kahle'hle lento wayekulaya uThuthani um'usuyibheka..ngoba wena uthenge iparty yozabalazile nohlulekile.#sibuya nomkhwezeli..sekuyezwela manje
@avelachiefvonqwana
@avelachiefvonqwana 5 жыл бұрын
Hloniphani Ndlela inkulumo keMdumazi siyizwile mbhemu, lokho kusuka kuwena akubalulekile fukh akwakhi muntu...
@zandisemello9012
@zandisemello9012 5 жыл бұрын
uqedile mdumaz ukhombisa ukhula ngokomqondo oneyindlebe uzwile
@lindaniskhungu1496
@lindaniskhungu1496 5 жыл бұрын
Kuthekanti uyindoda yoqobo mhlekazi indoda ayigcini zinto ngathi ngumfaz futhi lendlela uhamba ngayo ikusa empumelelweni sithi makudede ubumnyama kuvele ukukhanya kwindlela yakho uyazi nama (Xhosa) ayaku-suppoter cape town
@mbulelosiyabonga7184
@mbulelosiyabonga7184 5 жыл бұрын
Makhedama, Soyengwase, Nina bakaBhebhe kaMthendeka, Nina bakaSoqubele onjengegundane, Nina baseSiweni, KwaMpuku yakwaMselemusi, KwaNogwence webaya, Dlomo weNdl'ende, Sihlangu samavaka seswel'ababhemu, Wen'owalala nomunw'endunu, wavuka wawuncinda wawukhomb'ilanga, Makhul'emini abafokazana bekhul'ebusuku, Zingwazi zempi yakwaNdunu, Njoman'eyaduk'iminyakanyaka, Yatholakal'onyakeni wesine, Yabuye yatholakala ngowesikhombisa, Langeni, Owavel'elangeni! Ngifisa ukukhula ngibe indoda njengawe Bonabenza..
@mpumehmpumeh7501
@mpumehmpumeh7501 5 жыл бұрын
Bhutiza umaskadi angiwulandeli kodwa ngijabuliswa ukubona umuntu exolisa komunye ubohlezi ukwenza bhuti ukhombisa ukuthi ukhuliswe ngenhlonipho ngikushayela ihlombe
@nkanyisomkhwanazi6484
@nkanyisomkhwanazi6484 5 жыл бұрын
Umuhle wena awungnik number yakho
@mlungisistanford9711
@mlungisistanford9711 5 жыл бұрын
Ukhombise ubudoda mfoka Mhlongo, muphe ithuba mfe2 naye uzobuya kuwe mhlampe ngokuhamba kwesikhathi nizokhuluma into ephelayo. Sibonga ukuthi ukwazile ukubuye uyicabangisise kahle lento uzehlise uxolise kukho konke ukona kwakho. Umuntu mayexolisa uyaxolelwa!!! NgiseDon-don lapho ngikhona
@mfanisenisibiya303
@mfanisenisibiya303 5 жыл бұрын
Mdumazi minangikuzwile inkinga iyodwa ukhuluma nabantu akadebashona bonkelabantu okhulumanabo abasekho emhlabeni Okokuqala uthuthani wondliwayini ningabaculu lento akayenza wayengekeyenze ukube wayengumuntu ophilayo lokhoke ukukhombisile ngokwenqaba uxolo kodwa futhi uyena owonewena ubufakazi bokuthi kadebashona Ukuthi bethi mhlawule ngephuthalakhe akalenzekuwe ukungaphilikelokho umuntu ophilayo ngekeyenzeleyonto
@khulasandekhulas4101
@khulasandekhulas4101 5 жыл бұрын
Thanks nkunzi yami
@wonderboynkosi2420
@wonderboynkosi2420 5 жыл бұрын
Kanti lo Thuthani ngokuchofa nje, usenguNkulunkulu yini? Khohlwa nguye mfokaMhlongo Ubukhombisile ubunsizwa.
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 5 жыл бұрын
Kuzwakele,sicela ukukbona eMabhida mhlaka 30kuyo le ephezulu
@chuckytshuma6040
@chuckytshuma6040 5 жыл бұрын
Sohlezi sikthanda Mdumazi noma kunzima kanganani
@msymsy6918
@msymsy6918 5 жыл бұрын
Inhloso kaNdlovu yini yena mayengaxoli ekubeni kuwuye owaqala uMdumazi?akatshelizwe eyeke ukushonalenale noma kukhona abamhlohlayo abasemaceleni Thuthani kahle Ndlovu
@mduduzimthabela1030
@mduduzimthabela1030 5 жыл бұрын
Thuthani cha usuyaphapha ngempela manje uty uyini njeh
@mlungisimasikane5673
@mlungisimasikane5673 5 жыл бұрын
mdumazi mfwethu ukhombisa okukhulu ukukhula ngyabonga bhuti
@mzikhonankwali9183
@mzikhonankwali9183 5 жыл бұрын
mmmh londlovu looo uyinjaaaa
@mtusenibuhlebenkosingema7531
@mtusenibuhlebenkosingema7531 5 жыл бұрын
ESIKUNCOMA KAKHULU KUWE MFOKA DLOMO UKUKWAZI UKUZEHLISA NSIZWAYAKITHI.LOKHO KUSIFUNDISA LUKHULU NGAWE
@fanwakhemenyuka4677
@fanwakhemenyuka4677 5 жыл бұрын
Unesiphiwo kodwa Mdumaz mf2. khohlwa umuntu.
@sabeloijongo6514
@sabeloijongo6514 5 жыл бұрын
Akafuni ukixola amasimba wayenzani vele akaxoli wayehlose impi makunjalo fokofo ,yena dlala nakwabhazuka syakuzwa thina
@discodiso7456
@discodiso7456 5 жыл бұрын
Ngididwa ukuty uthuthani nguyena ongafune xolo ekubeni umsusi womsindo kunguye, kodw mangizw kwathiwa akuhlawule umdumaz, ekubeni uthuthani owaqala lomfana, alikho iqinisola
@sibonelosbokzambanjwa6458
@sibonelosbokzambanjwa6458 5 жыл бұрын
Cha zandlencane lokhu okwenzayo kukhombisa ubunsizwa nokukhul nje kukodw ngyabonga min njomane
@ntuthukomkhize1597
@ntuthukomkhize1597 5 жыл бұрын
MfokaNJOMANE ngiyabonga Ubuntu bakhobande."UMUNTUNGUMUNTUNGABABANTU"ubusiseke mfwethu.ukhuluma ukukhulanokwakhakulenda nabanye usuyisibonelo esihlekubo isibonelo soxolo ukhule MGABHI.
@excellenthadebe1742
@excellenthadebe1742 5 жыл бұрын
well done mfana kithi uyindoda
@gcinanidanisa3047
@gcinanidanisa3047 5 жыл бұрын
Ubudoda abukhulelwa..yinhle lento oyenzayo bafo.yaz ukuhlala nenzondo kugcuna kukuvalela izinhlanhla kukuphazamisele izindlela zakho zokukhanya 👊👊👊👊 ..yinsizwa bafo
@sifisobongani8286
@sifisobongani8286 5 жыл бұрын
Usukhulile manje mfoka mhlongo umtwalo ususele ngakuye manje
@kwenzambeje1740
@kwenzambeje1740 5 жыл бұрын
Eish mara kwakubi lokh okuchazayo osho ukth kwakhulumeka kabi ekuqalen mara kuhle ngba usuligezile igama lakho
@nkululekodlangalala929
@nkululekodlangalala929 5 жыл бұрын
Qhubeka nkabi udlale ingoma yakho emnandi ukhohlwe uthuthani okubuhlungu nje ukuphazamisa emsebenzini wakho
@okuhlesilwanyana345
@okuhlesilwanyana345 5 жыл бұрын
Uwagqibile mfokaMhlongo oneeNdlebe ukuvile
@thobelanibuthelezi1727
@thobelanibuthelezi1727 5 жыл бұрын
Kazi bathini laba ababethi umdumazi akadubule uThuthani.... Fut njalo we balandeli komele nazi Indawo yenu njalo umuntu abheke indaba zakhe ayek ukufaka ezinye ingane ehlathini.. Ngyabong lapho Mdumaz nkabi yam impilo injalo nje
@ntokozongema3647
@ntokozongema3647 5 жыл бұрын
Mfoka Mhlongo, nawe ubocabanga ngaphambi kokukhuluma, buka awusakwazi nokusebenza manje, wawu busy usabisa abantu ngezibhamu ngenxa yentombazane, Ndlovu wakuhlakaniphela wa recorder vuma ndoda ushayekile ngenxa yamazwi akho, kunjalo ke ukusebenzisa ulaka la engabe usebenzisa ingqondo
@sbongisenisokhela8129
@sbongisenisokhela8129 5 жыл бұрын
ngicela nehlise imoya nonke , nimukele uxolo nithelelane amanzi siyanithanda sabalandeli bomaskandi,
@arthurcele8530
@arthurcele8530 5 жыл бұрын
slindele i album yakho elandalayo noma u record neyiphi na icompany
@philisiwekunene7294
@philisiwekunene7294 5 жыл бұрын
baze bajabula abantu abazala wena ngokuzehlisa nje ulibone iphutha mawonile
@kevinmoodley6879
@kevinmoodley6879 5 жыл бұрын
mina ngithi thola ezinye I studio bafo ziningi angaze incenge ngento yakho
@musigratitude3124
@musigratitude3124 5 жыл бұрын
Cha iyabeka lensizwa , inamazwi amtoti
@zithonkosi4582
@zithonkosi4582 5 жыл бұрын
Ay yinhle into eyenziwe yilensizwa , uma umuntu exolisile kuseke sekusele kulona omunye ongaxoli indaba
@thobelanibuthelezi1727
@thobelanibuthelezi1727 5 жыл бұрын
Nam ngase ngiyekile mfanakit kodw uma iphutha usulibona ngyabonga min nkabi yam
@xolanimazibuko1656
@xolanimazibuko1656 5 жыл бұрын
Uyindoda mfan wangakithi eMtuba khula njalo Njomane, yenza into yakho syaythanda thina
@samediatv
@samediatv 5 жыл бұрын
Hai yazi kunzima ngoba inhloso ka thuthani ukuqeda nya ngekhono lika mdumazi...... y engafuni umdumazi a recode kwi studio khona y yena ezenza msulwa kuyo yonke lento? iplan yakhe nalabo bantu asebenzisana nabo ukuqeda nya ngo mdumazi.... ayikho ke into engihlanyisa njenga le ngiybonayo manje.... yazi lento iyafana nalento sayenziwa amabhunu asidubula asidubula maqede thina sacela i peace. kodwa ke kusemhlabeni la kuyoze kumthole ukuhlwa uthuthani uyothi ngasho uyofa njengenja le ayiyo vele.
@cebilemtshali7463
@cebilemtshali7463 5 жыл бұрын
Ai nkabi kuhle okwenzile mkhaya wam iyeke lendoda ungalokhu uyincenga sishayizandla syabonga
@menziesanele2384
@menziesanele2384 5 жыл бұрын
Kuyezwakala
@dumisanindamane2829
@dumisanindamane2829 5 жыл бұрын
uthuthan unenhliziyo embi ufuna ukuncengwa
@ngqabuthozungo3458
@ngqabuthozungo3458 5 жыл бұрын
Ayi uthuthani umfoka ndlovu ukhombisa ukwehluleka yikho bezibiza ngezindlovu betshela abafazi babantu shame fut uyeke ukulandela lomfana wasenkandla emtshisani ngoba uyena oyinkinga
@msizimbatha3474
@msizimbatha3474 4 жыл бұрын
Kuhle ukuxolisa kodwa vele nifike emculweni nizithwele nazi ukuthi udima Uma ethuka omunye umuntu wathi ukhuzani uthwele uzoxolisa Nini
@petrosletho4021
@petrosletho4021 5 жыл бұрын
Lengoma eloku ikhala iyadina asisakuzwa kahle manje sizwa yona
@buzamkhwanazi9846
@buzamkhwanazi9846 5 жыл бұрын
Ukube uThuthani uyedwa kulento bezoxola manje uyasetshenziswa umsunu kanina akagowaneke uyididi
@mlungisimlu15
@mlungisimlu15 5 жыл бұрын
Naye kumele azaxolisa kuwe usekhulule akusho ukuth kumele agibele phekwekhanda lakho cha lapho angivumi impela
@siyamthandagwanya8273
@siyamthandagwanya8273 5 жыл бұрын
Upapalazile mfana
@lindanismanqaliciousmncwaa4885
@lindanismanqaliciousmncwaa4885 3 жыл бұрын
Cha inzima lendaba
@sbonisojaca9362
@sbonisojaca9362 5 жыл бұрын
Cha uyindoda mdumazi, bambalwa abakwazi ukwenza njengawe. yazi nginikhonzile ninonjoko ksele nje manje nithobelane nobabili kodwa futhi ngyazi kuzoba nzimanyana since nicishe bulinganarha kodwa awzame bhuti uke nje wenze okwehlukile
@nosiphomasobahlemakhunga3092
@nosiphomasobahlemakhunga3092 5 жыл бұрын
Thuthani Ndlovu cha bhuti yehlisa umoya noma ngabe kwakwenzeneni xolela ingane singabalandeli bomculo kamaskandi nonke thuthani xolela umntwana usehlile yebo inkulumo yenu sayizwa iqala Khuzani nawe Khuba ngenelela kulento khuzani umsindo igama lakho ukhuzani khuza kubuhlungu njengoba eseka egoli for nothing xolani madoda
@asandekhumalo580
@asandekhumalo580 5 жыл бұрын
usuncenga lophusha idada mfoka mhlongo
@ayandasandile1067
@ayandasandile1067 5 жыл бұрын
Ngiyakuzwa mkhaya
@vukanimthiyane8284
@vukanimthiyane8284 5 жыл бұрын
Ushayile mfokaMhlongo
@sandilehlongwana5375
@sandilehlongwana5375 5 жыл бұрын
Uyindoda mfoka Mhlongo kodwa vele uThuthani nawe wabheda nawe waynyomfa uma sewuth kunomfana waseNkandla owathwalela umculo
@thulanizwane1956
@thulanizwane1956 5 жыл бұрын
Ngiyayazi inkulumo yemu eqoshiwe ngasho ngingedwa ukuthi konakele impela kodwa eyokudubula ayiii kodwa uma usuzehlisa cha bhut kusho ukukhula naye undlovu akabe yindodA ngoba naye akwenza kwakuvele kususA uchuku akaxole abuye axolise
@luckyshange2178
@luckyshange2178 5 жыл бұрын
uyinsizwa mfokaMhlongo
@banelegift58
@banelegift58 5 жыл бұрын
yinhle lento oyenzayo syaluthakasela uxolo endimeni kamaskandi
@melusisamuel9135
@melusisamuel9135 4 жыл бұрын
Mfowe2 qhubeka nje kanjalo Mfowe2, sizinsizwa asabani kodasiyahloniphana. Isho lukhulu lento mfo oyenzile.
@missnosipho2288
@missnosipho2288 5 жыл бұрын
Uyadela owaziyo kuthi umdumazi yocindezelwa kze KBE nini mina ngsenquthu kwahlazakazi yabona izwe lyabona inkulu ingoma mfoka hashaza ubunsizwa futh lob bokuth uxolise not ubgwala
@fisomxolisi9212
@fisomxolisi9212 4 жыл бұрын
Kodwa nkb uyinsizwa ngyakuvuma
@phakanene5218
@phakanene5218 5 жыл бұрын
Hambo tshela yena Phela
@umalambaumasutha3312
@umalambaumasutha3312 5 жыл бұрын
wona ngento eyedwa masufaka indlamlenze kulento yenu
@lusizolusizo7360
@lusizolusizo7360 5 жыл бұрын
Ukphawula kwakho kuyabheda
@sbusisofortune161
@sbusisofortune161 5 жыл бұрын
Ibuhlungu nakimi lento eyenziwa kulomfana ngoba kuhlangenwe ngaye kodwa asethembe Jehova uzokulonda uphumelele ngoba loThuthani mdala kodwa uzenza ingane 😡 bekezela ndoda
@siboneloemmanuel3971
@siboneloemmanuel3971 4 жыл бұрын
R
@masukusm5512
@masukusm5512 5 жыл бұрын
Uzoxolisa nini kuKhuzani ngoba wathi uthwele
@siphosethunomoyi6177
@siphosethunomoyi6177 5 жыл бұрын
awumadoda inkulu le nkulumo mfo ka mhlongo yini thuthani ngu Bhuti omdala kumele akuxolele ngoba wonke umuntu ukhula ngamaphutha
@lusizolusizo7360
@lusizolusizo7360 5 жыл бұрын
Fuseg
@samumaureen8698
@samumaureen8698 5 жыл бұрын
Ngempela uzoxolisa nini
@sifisongema3982
@sifisongema3982 5 жыл бұрын
Bhebhe good boy ubudoda yibo lobo lokhu okwenzayo ukuhlonipha umsebenzi wakho aliphathwa ihawu emsebenzini
@xolanimtshali8744
@xolanimtshali8744 5 жыл бұрын
Akaze u Mdumazi aphathe Igama lika Khuzani.. wathi umfana wase Nkandla.. bangaki ke abafana base Nkandla abacula u Maskandi
@syakhathi5438
@syakhathi5438 5 жыл бұрын
Uma usuxolisile usuke usuqedile uma lowo oxolisa kuyena engamukeli kusuke sekuyidokwe lakhe lelo
@mzeemabaso3016
@mzeemabaso3016 5 жыл бұрын
Kubo bonke labantu abaphawula kulenkulumo yakho njomanje angikezwa noyedwa osohlangothini lukathuthani ukukhomba khona ndod ukuth abant abakulahli mawenza into enhle ukuzehlisa kwakho kube yinto enhle kakhul nami ngyakweseka kulokho nawe ndlovu xegisa amatomu ndoda noma kungelula ngiqhubeke nokusjabulisa
@MaLegend603
@MaLegend603 2 жыл бұрын
Ukuzehlisa akushobubugwala nokwesaba nokuth ubona ubuwrong bakho kepha kusho ukukhula ngengqondo
Igeza Lendalo  -  i Perfume Yami  CD Promo
14:58
Mdumazi Mhlongo
Рет қаралды 22 М.
Alex hid in the closet #shorts
00:14
Mihdens
Рет қаралды 11 МЛН
Scary Teacher 3D Nick Troll Squid Game in Brush Teeth White or Black Challenge #shorts
00:47
DEFINITELY NOT HAPPENING ON MY WATCH! 😒
00:12
Laro Benz
Рет қаралды 59 МЛН
THUTHANI NDLOVU
16:56
LIVE SCENE FILMS
Рет қаралды 38 М.
38.5 Hectare Farm, 5 Bedroom Mansion, Klerksdorp
7:54
WH Properties
Рет қаралды 84 М.
UMDUMAZI VS KHUZANI
3:53
KHETHA ZWANE
Рет қаралды 54 М.
DSD EGADLA KUKHUZANI BUKHOMA
2:18
Maskandi Media Africa
Рет қаралды 57 М.
VIDGO 13 - #GcwalisaiMabhida Main Event Khuzani Mpungose
2:14
09 March 2019
3:21
Shimz Events
Рет қаралды 238 М.
Ali Mgube - akwenziwa kanjalo (fusegi)  NEW VIDEO
5:07
Mduduzi Hadebe
Рет қаралды 312 М.
Ivukane licula ngoKhuzani
6:35
SGIYA ngoMASKANDI MEDIA
Рет қаралды 120 М.