Menzi - Ngiyabonga

  Рет қаралды 596,793

Menzi

Menzi

Күн бұрын

Impilo yomuntu yaziwa umdali konke engiyikho kuwumlingo kamdali akuwona amandla ami.
vevo.ly/RobgkO

Пікірлер: 173
@SiphosakheButhelezi-e4e
@SiphosakheButhelezi-e4e 5 ай бұрын
Ngisho ngabe sekudlule 10 years kodwa la ngyophumelela khona iyona ngoma engyovula ngayo umsindo in my dream car, ngfikelwa usizi Uma ngiyidlala coz ngbuka d way izinto zingahlangani ngakhona kwi life yam, abazali bami sebeyoze became bonke emhlabeni without being blessed by my money, kakhulukaz I wanna return to my granny n now she's 91 years❤❤❤❤😢😢😢😢
@sphesihlemlambo624
@sphesihlemlambo624 Ай бұрын
😢😢kwaze kwanzima kuzolunga kodwa mfethu nami ngisho kanjalo ngiyolanda ngayo my first car ngayo le usuku nosuku ngiyayidlala ukuze ngibe ryt
@gcinilemadida4807
@gcinilemadida4807 24 күн бұрын
Kuzolunga cc one day
@selulekomazibuko9920
@selulekomazibuko9920 Жыл бұрын
I send light to everyone going through hardships and challenges of life. 🕯🕯🕯 never stop trying sekzolunga ukhumbule la usuka khona, usizi nenhlupheko. ❤🙏 God doesn't leave he doesn't exits. Muhle umsebenzi wakho bhuti. 🔥🙏🙏
@mphilisichisale3330
@mphilisichisale3330 2 ай бұрын
God doesn't exist?
@MZIWAMANDABAEPHRAIM
@MZIWAMANDABAEPHRAIM 6 ай бұрын
Guys let’s give this song a million this is the best
@singabakhodladla8911
@singabakhodladla8911 5 ай бұрын
Aksizi bafo lengoma ingaphansi kwalelisela elaliphethe uMenzi elalingamniki lutho ngemicimbi ayebizwa kuyona. Yona imnandi impela ngiyayithanda kodwa nama ad akhona ngiyaweqa ngoba ifida lomuntu ononya owayedla amandla kaMenzi, kodwa kuse lena entsha ka 2024 uyikhe esezimele.😊
@GrowthProsper
@GrowthProsper 6 ай бұрын
Guys this song wooow ....let's give it glory 😢...best song
@siyahgift3333
@siyahgift3333 Жыл бұрын
I have played this song more that 30 times and I'm still going to play it Dankie Menzi uyayelapha inhliziyo yomuntu ngomculo wakho
@nonhlekhumbera6284
@nonhlekhumbera6284 8 ай бұрын
Kuymanje ngiydlala emqhashweni kuqash unyembezi when I look back kunyangisa igazi
@MlungisiMtshali-id2rq
@MlungisiMtshali-id2rq Жыл бұрын
Kodwa menzi ugunkulunkulu wase mhlabeni uphathi siwe ukulapha umoya❤️💥💯
@zibu26
@zibu26 14 күн бұрын
"Ngibona ukuhlupheka indlela okwakungiphethe ngayo ... kanti ubunami Baba"❤😌
@fezilesabathile8740
@fezilesabathile8740 Жыл бұрын
imnandi lengoma kaMenzi yerrrr😭😭😭😭😭😭🔥🔥🔥🔥🔥🔥
@smanganxumalo9303
@smanganxumalo9303 10 ай бұрын
Eish kwathi angihambe ngiye to an unknown place😢😢😢😢❤
@gcinilemadida4807
@gcinilemadida4807 24 күн бұрын
Esh asambe sobabili
@thokozanimncube3949
@thokozanimncube3949 Жыл бұрын
Lengoma iyohlezi iyithola indawo kubantu who went through storm and make it at the end trust me bafo. Thank you for your content, umculo omandi futhi ono Mlayezo❤ 2:19
@ntethelelongcobo5464
@ntethelelongcobo5464 Жыл бұрын
Ezingasoze zabuna 🤞🏿.
@SilindileHlatshwayo-kh3tq
@SilindileHlatshwayo-kh3tq 29 күн бұрын
This song give me hope that one day inkosi iyongithatha la ingbeke langingazi khona
@NokwaziNompumelelo
@NokwaziNompumelelo 2 ай бұрын
Lengoma just gives me hope empilweni and I'll definitely play it Mase kuhlangane konke❤😢
@Robizitha
@Robizitha 8 ай бұрын
It's a good piece, touches the heart strings, inspired by GOD HIMSELF ❤
@noluthandovaleni8447
@noluthandovaleni8447 6 ай бұрын
Friend introduce me this song m so in love now keep repeating
@BnothandoNtuli
@BnothandoNtuli 5 ай бұрын
Eyi 😢😢menzi u are my best favorite artist ❤I wish u give u hug ayi uyayenza lento uyabusisa ❤❤❤
@ryanmakhaye9834
@ryanmakhaye9834 9 ай бұрын
Mfwethu ngike nginikine ikhanda sengiyixhawula inkabi yami ngifika ekhaya...... Angazi nami kodwa ungifundise ukubonga umdali 😢😢😢
@MarshallprettyBoke
@MarshallprettyBoke 9 ай бұрын
I've heard this song this year I'm not the fan of maskandi but I'm getting there bafwethu because of u marito the Uber driver ❤
@mduduzinkomo7466
@mduduzinkomo7466 Жыл бұрын
Best maskandi song of the year
@mtho8778
@mtho8778 Жыл бұрын
True
@NosiphoZulu-w4p
@NosiphoZulu-w4p Жыл бұрын
ft lengoma sacisha sangena ngayo ezulwini kwi car accident 24 June 2023 bt uNkulunkulu waskhumbula laph yayiku repeat 🙏🙏🙏
@thabisondlela7414
@thabisondlela7414 10 ай бұрын
"Sacishe sangena ngayo"😢
@PortiaKekana-r6p
@PortiaKekana-r6p Жыл бұрын
AI ucula kamnandi bhuti Menzi ...ei ngoba impilo kodwa umdali uyakuletha ukukhanya😢
@phumzacensoredtv9788
@phumzacensoredtv9788 Жыл бұрын
❤❤Nguye owangithatha lana, wang'beka la ngangingazi khona❤❤❤ Ngiyabonga
@snenhlanhlankabinde9698
@snenhlanhlankabinde9698 10 ай бұрын
Newcastle approves ❤️🙌
@gcinilemadida4807
@gcinilemadida4807 24 күн бұрын
Wuthu Wuthu Wuthu!!!!! APPROVED
@Andy-y2i
@Andy-y2i 11 ай бұрын
❤ngaze ngaythanda ingoma shame angphathi mangiphuzile ngathi ngalokh ngiydlalile❤
@oxfordgatereception
@oxfordgatereception 10 ай бұрын
😂😂😂, ingelosi yotshwal nkoshh
@mlungisimasikane5673
@mlungisimasikane5673 Жыл бұрын
Wena menzi Kade wasiqala usfonyo vele💯💯😃😃 Your creativitness brother
@snodumohlatswayo5212
@snodumohlatswayo5212 9 ай бұрын
Nquthu approves🎉🎉😊
@Roadtripper_SA
@Roadtripper_SA 11 ай бұрын
Eyy ingikhumbuza uMjikijelwa lengqwele😩🔥🔥🙌
@simphiweshabangu833
@simphiweshabangu833 Жыл бұрын
Menzi Unamandla nkabyam ngyakwazi 🎉🎉🎉🎉
@bonganengonyama4558
@bonganengonyama4558 2 ай бұрын
Intsika yethonga ngsayinyanya namanje ngokudla amandla alomfana.. This guy is very talented
@NokuthulaVilakazi-p1g
@NokuthulaVilakazi-p1g Ай бұрын
Myb senghlale almost 4hours on Utube keep repeating this song. Danki bhuti Menzi.. usizi engikulona relates to your song😢
@nkayezi
@nkayezi Ай бұрын
yi Yona legoma
@gcinilemadida4807
@gcinilemadida4807 24 күн бұрын
Kyzolunga cc wami
@ThembekileZondi
@ThembekileZondi 3 ай бұрын
Kodwa menzi Mnewethu ai phuphi Kim lengoma😭ngyabonga mft👏
@bhekinkosiphilani
@bhekinkosiphilani 2 ай бұрын
Madlala lengoma fikelwa usizi nami ngiyophumelela
@Mazakhela
@Mazakhela Жыл бұрын
Ngivele ngikhale usuku lonke! Thank you my brother.
@smangasempilo9873
@smangasempilo9873 Жыл бұрын
Mfethu izingoma zakho zimnandi kakhulu 😊engathi inkosi ingasigcinela wen futhi iphinde ibenawe emculwen wakho futh ng’fisa inkosi ikuyise lulelizinga ufisa noma ukuya kulo bafo syabonga 🤞ngikusijabulisa ngezi ngoma zakho uqhubeke njalo mfethu ungayek🙏
@MZWANDILESHAMASE-q9q
@MZWANDILESHAMASE-q9q 20 күн бұрын
Ai uyacula ndoda and ucula ulayezo uyawushiya kubantu
@ndlovukazi7798
@ndlovukazi7798 7 ай бұрын
Ngathi unkulunkulu angasale ezwa imithandazo yami😢
@BonginkosiMavimbela
@BonginkosiMavimbela Жыл бұрын
❤❤ukhanya kweza ngawe....uyabhala Mabizela
@msongiwensimbijobe9196
@msongiwensimbijobe9196 Жыл бұрын
"ngangithi awungithandi" 🙏😢
@nkwatiphalafala2151
@nkwatiphalafala2151 Ай бұрын
Oh my oh my! This song is just a blessing to us❤❤❤❤
@KsasaMahlambi87
@KsasaMahlambi87 3 ай бұрын
Amen menzi ngiyabonga bhuti❤
@animalslife9714
@animalslife9714 Жыл бұрын
🙏🙏🙏🙏, Simbona ngothando lwakhe, uyena olithemba lethu!!!!
@sandilegoni3078
@sandilegoni3078 Жыл бұрын
Mfokamabizela sicela ungashiyi kwi album ingoma ekanjena wenze sho
@buyanikwanele6620
@buyanikwanele6620 Жыл бұрын
Ngilidlala leliqhawe ngsuka la egoli ngize ngyongena eMzimkhulu phantsi eMatshen kwesa King Nuba...akutibunu kuleyandzawo
@LonaMampondo
@LonaMampondo Ай бұрын
This song is so nice especially on spiritual person ❤❤😊
@phakamanifortune6481
@phakamanifortune6481 Жыл бұрын
Danki menzi❤💯🔥🔥
@putgodfirstwithnhlakanipho9740
@putgodfirstwithnhlakanipho9740 Жыл бұрын
😢im in tears nothing promising after invested all my leisurely time in education
@samuelmbokazi2318
@samuelmbokazi2318 11 ай бұрын
Kuzolunga ngemizuzu emincane.mine ngihlale 10 iminyaka ngaba neyingane ezintathu.bala 1997 January uye 2006 October 9.okuhle okwenzeka kimi kungenzeka nakuwe.
@snelisomajola8609
@snelisomajola8609 10 ай бұрын
@MomeleziNotshikila
@MomeleziNotshikila 10 ай бұрын
​Menzi
@MhlonipheniTsabedze
@MhlonipheniTsabedze 10 ай бұрын
😢
@lydiankosifinity3601
@lydiankosifinity3601 10 ай бұрын
No😊😊😊​@@samuelmbokazi2318
@buthelezithandiwe892
@buthelezithandiwe892 4 ай бұрын
Kodwa Menzi mfe2 hhayi umona awufuneki uyashaya bafo, one day i will play this in my car like nobody business
@khulekanicele2327
@khulekanicele2327 11 ай бұрын
Your creativity is on other level Menzi. It’s amazing how this track praises “UBABA/ HIGHER POWER ABOVE US AS HUMANS” without discriminating “OUR INDIVIDUAL’S BELIEVES/ ONKULUNKULU BETHU NGABANYE NGABANYE”.
@MichaelMakgoba
@MichaelMakgoba Жыл бұрын
🎉🎉Well done Mr Menzi❤
@SiyabongaNdongeni-xz7js
@SiyabongaNdongeni-xz7js 4 ай бұрын
Hy kwedini ngelaxesha lam le ingoma ibizawbethisa abantu without Resean yesss uyiculile ndoda ❤
@arthurarcadia6403
@arthurarcadia6403 3 ай бұрын
Best of the bests❤ You never disappoint grootman lami keep up good work❤❤❤
@mlungisistingray6318
@mlungisistingray6318 5 ай бұрын
Njalo mengilalele lengoma ngibuyelwa ithemba.❤🙏💯
@DreamvilleRentalsAndConstructi
@DreamvilleRentalsAndConstructi 9 ай бұрын
Siwo'Mtimande sithi khuphuka lapho 🙌🏾
@sphesihlemolikoe952
@sphesihlemolikoe952 Жыл бұрын
Umenzi wezinto 🔥🔥🔥
@singabakhodladla8911
@singabakhodladla8911 3 ай бұрын
Ukukhanya kweza nawe Baba ngangithi awungithandi, ngbonukuhlupheka indlela okwakungiphethe ngayo oh Baba ngiyabonga oh wabo
@NkosinathiMncwango-oe4kn
@NkosinathiMncwango-oe4kn 3 ай бұрын
Ukhanya kweza nawe ngiyabonga 🙏🙏
@heeroconnects
@heeroconnects Жыл бұрын
We Mfowami. Umuculo wakho ukwelinye izinga. udinga isithombe ohambisana nawo Lungisa la Ku Music Video Bhuti. Obhuti abashuthayo basakhula. Ungithinte nje kesibonisane kulolohlangothi. Sibonge
@singabakhodladla8911
@singabakhodladla8911 18 күн бұрын
2024 September 28 namanje ngsayizwa ngathi intsha😊
@lithethaalithetha
@lithethaalithetha 7 ай бұрын
Heard this song today 22/02/24,I know God is coming to save us from our situations...stay strong 🙏🏽
@siya-vl9be
@siya-vl9be 11 ай бұрын
Ngangi hlale ngith angfun ukuba ne qhawe. Official uy qhawe lami Menzi
@thulelenindwandwe9597
@thulelenindwandwe9597 8 ай бұрын
lengoma 😢ingikhumbuze muvala ngisuka khona
@mvikelizulu1199
@mvikelizulu1199 10 ай бұрын
mmh ay uyacula mfaana, iskhath esingaka ngiyphuthisela ngengoma emnandi kanje
@sbongakonkemtshali8164
@sbongakonkemtshali8164 5 ай бұрын
Ngaze ngakhala 😢 Cha uMenzi 🤝🔥
@sfisozuma5395
@sfisozuma5395 4 ай бұрын
uke wawngthatha la! nginalutho wangenza i something , we baba nyabonga.
@PhumlaniMkhize-u2e
@PhumlaniMkhize-u2e 10 ай бұрын
🙏ndankoo menzi mft liyabuya ithemba 😢
@craftlifecraftlife4511
@craftlifecraftlife4511 11 ай бұрын
Ay uyayishaya ingama, luxurious voice
@ConnieSekete
@ConnieSekete 4 ай бұрын
My favourite song 🙏
@singabakhodladla8911
@singabakhodladla8911 3 ай бұрын
Ingoma engoyidlala ngiyiphindelela uma ngizogcina ngizizuzile lezinto engizama ngakho konke ukuzizuza. Ukuvuselela ikithi Ngakhe owami umuzi Nkosikazi Bese ngigcineka zize zizmele izingane zami
@jah13765.
@jah13765. Жыл бұрын
Best maskandi so far, Am playing it from Jozi to Cape town
@Lungelo-md5ti
@Lungelo-md5ti 6 ай бұрын
Lengoma ngizwa kusehla inyembezi ngybonga menzi
@ntombikhumalo2209
@ntombikhumalo2209 9 ай бұрын
Nice voice Bafo khuphuka njalo Newcastle 🎉
@simphiwesibiya-n5x
@simphiwesibiya-n5x 4 ай бұрын
Awu nkosiyami. Ngibe ngiyini mina
@LungelaniVelenkosiniNdwandwe
@LungelaniVelenkosiniNdwandwe Жыл бұрын
Khuphuka mfowam ngiyakuzwa
@gugamqhinoinkalakathayebhi7011
@gugamqhinoinkalakathayebhi7011 Жыл бұрын
UyiNkinga uMenzi Bafwethu
@Jelton-bo2yd
@Jelton-bo2yd Жыл бұрын
🙏🙏 iyavutha le track 🔥🔥🔥🔥🔥
@msawenkosidube3130
@msawenkosidube3130 Жыл бұрын
Mft ujehova akubusise mft ushuni wakho lona🙏🙏🙏
@MichaelNgwenya-bg6xo
@MichaelNgwenya-bg6xo 7 ай бұрын
Big up my brother 🔥❤️
@tholokuhlemkhonzeni-gl2wr
@tholokuhlemkhonzeni-gl2wr Жыл бұрын
Syabonga mf2.....ukungalibali u music video......ngat ibandla eliningi liyalibala siyawathanda nama DVD
@SiyabongaMkhize-z4j
@SiyabongaMkhize-z4j 10 ай бұрын
Ngiyabonga nkosi konke okwenze empilweni yami
@deembadamana903
@deembadamana903 11 ай бұрын
Hayi bhuti uyabetha,imnandi leGoma yakho ❤
@KwaneleMntambo-fn3cf
@KwaneleMntambo-fn3cf 11 ай бұрын
Ukukhanya kuza nawe baba ❤
@AnathiMphanywa-u8b
@AnathiMphanywa-u8b 2 ай бұрын
Best maskandi song
@NokulungaLungo-lj7mm
@NokulungaLungo-lj7mm 6 ай бұрын
Imnandi ingoma ykho bhuti sengiyphinde more than more times still namanje ngsayidlal
@ThokozileNzuza
@ThokozileNzuza 2 ай бұрын
Up qhawe❤
@nkosenhlemagcina9389
@nkosenhlemagcina9389 Жыл бұрын
Dank nkunzi kubonga mina ngalengoma
@sthokozileduma1673
@sthokozileduma1673 11 ай бұрын
Anginawo amaningi 😢❤❤
@Thobeka-oh9nv
@Thobeka-oh9nv 5 ай бұрын
Mfwethu ngikulalele ibambe ungayidedeli kuseyiyo ungayiyeki
@ThomasMfundisi-ul4ti
@ThomasMfundisi-ul4ti 3 ай бұрын
Yena unawo huuu
@NothandoNonjabulo02
@NothandoNonjabulo02 6 ай бұрын
🔥🔥🔥🥺💯 eyi 😩 Smakade ♥️🇿🇦
@SibonisoXaba-xs5ns
@SibonisoXaba-xs5ns 9 ай бұрын
Song engasoze ngikhohlwe 🎉
@lupelomgole
@lupelomgole 11 ай бұрын
khuphuka Menzi.
@mzwandilemlamla4432
@mzwandilemlamla4432 8 ай бұрын
Ukukhanya kweza ngawe baba❤
@dennisbonganisibanda2024
@dennisbonganisibanda2024 7 ай бұрын
Menzi uyayiduduza inhliziyo yami ngalengoma
@nsindisomsimango4833
@nsindisomsimango4833 Жыл бұрын
my favourite maskandi song
@talentmhlanga2765
@talentmhlanga2765 Жыл бұрын
Khuphuka menziii🥳
@sbusimashimane5299
@sbusimashimane5299 Жыл бұрын
Umculo nomlayezo kuloshuni kaMenzi uhamba qedwa ndodana
@MatshidisoMakakamela
@MatshidisoMakakamela 4 ай бұрын
God is good every time ❤❤❤🙏🙏🙏🔥🔥🔥
@LeloMbuyisa
@LeloMbuyisa Жыл бұрын
Muhle lobhuti yazi
@ManqobaSkhumbuzo
@ManqobaSkhumbuzo Жыл бұрын
Asiye nkabiyami ngyakuthemba
@banelesithole1314
@banelesithole1314 6 ай бұрын
Aii bhuti🙌🙌🤝🏾🤝🏾
@inkosanayakwa-buthelezi7168
@inkosanayakwa-buthelezi7168 3 ай бұрын
impilo idinga amadoda angempela yazi😫😫😫😫
@ManqobaMadondo-k9g
@ManqobaMadondo-k9g Жыл бұрын
❤❤❤❤ngyathanda lengoma
Wamnika Kanjani
5:00
Menzi
Рет қаралды 3 МЛН
Menzi - Ngeke Ungiphathe
4:16
Menzi
Рет қаралды 2,2 МЛН
How it feels when u walk through first class
00:52
Adam W
Рет қаралды 20 МЛН
World‘s Strongest Man VS Apple
01:00
Browney
Рет қаралды 50 МЛН
Стойкость Фёдора поразила всех!
00:58
МИНУС БАЛЛ
Рет қаралды 7 МЛН
UGatsheni - Emendweni
5:03
UGatsheniVEVO
Рет қаралды 3,8 МЛН
Ayanda Ntanzi - Hlomanini Izikhali (Official Music Video)
5:48
Ayanda Ntanzi
Рет қаралды 1,9 МЛН
Menzi - Ngiyabonga
4:05
Menzi
Рет қаралды 697 М.
Mahostela 97 -Wangenz' umuntu ebantwini (Official Music video 2024)
5:07
Menzi - Abamthathe
4:05
Menzi
Рет қаралды 895 М.
My Dululu (feat. Mnqobi yazo)
4:56
Mjolisi
Рет қаралды 2,6 МЛН
How it feels when u walk through first class
00:52
Adam W
Рет қаралды 20 МЛН